Ukuphupha ucula esontweni, uthandaza, isonto lingenalutho futhi lingenabantu |

  Рет қаралды 14,196

Nufliq

Nufliq

Күн бұрын

Пікірлер: 27
@bongihlengiwe-xc3oz
@bongihlengiwe-xc3oz Жыл бұрын
Amen mfundisisi ukuphupha esenkonzweni nabazalwane kuhuutshwa kodwaningekho endline yenkonzo nikhonza entabeni
@ThobileMilly
@ThobileMilly 3 ай бұрын
Ngibongelele amen ngiphiphe I bishop delashona licula
@PhilisiweNesta
@PhilisiweNesta 4 ай бұрын
Sanbon amen pastor ingabe kusho ukuthini ukuphupha uhlabelela usendlini mase kungena ubaba ongizalayo ehamba nomkhulu osewashona sasikhonza naye
@KabomoSA
@KabomoSA 5 ай бұрын
Ngiya bingelela egameni lika jesu krestu amen ngiphupha ngi cula nginabantu ngifake isphilka
@SipendaMoyo
@SipendaMoyo Жыл бұрын
Siyabonga mfundisi ngoba uyaseluleka njalo siyacapha emaphupheni esihlangana lawo
@NomisaNobangela-gj1rh
@NomisaNobangela-gj1rh 10 ай бұрын
Sanibonani siyabonga baba uyasisiza kakhulu enkosi
@NufliqOnline
@NufliqOnline 9 ай бұрын
You're welcome, Thank you.
@lungilemhlanga5242
@lungilemhlanga5242 Жыл бұрын
Sawubona nginephupho lasenkonzweni ngiphuphe kuncolile ipolpit ngafike ngaclina kungekho muntu kodwa lenkonzo angisakhonzi kulo😊
@thandazamngomezulu6062
@thandazamngomezulu6062 Жыл бұрын
Sawbona pastor cela ukubuza ukuphuphu usesontweni kungathi sigucile sisesontwen emvakwalokho ngavukwa umoya Abanye beza ngakimi sonke savukwa umoya kushon ngyabonga
@thulibaby1627
@thulibaby1627 2 жыл бұрын
Amen pastor, Siyabonga 🙏🏾
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
Thanks, hey I am glad you're still around. INkosi ikulonde, futhi ikubusise njalo.
@thulibaby1627
@thulibaby1627 2 жыл бұрын
@@NufliqOnline I'm not going anywhere 😂😂😂
@SilindileMsweli-w4h
@SilindileMsweli-w4h 4 ай бұрын
Unjan bab mina ngiphuphe sikhonza ngenzela omunye umbhubhudlo esontweni onomoya wokuprofetha
@zamazondozama9491
@zamazondozama9491 2 жыл бұрын
Ngibingelele Pastor...siyambonga uNkulunkulu ngawe.akubusise njalo nje
@thulefaith2113
@thulefaith2113 Жыл бұрын
Amen baba ingane Yami iphuphe ikashembe ucula uthandazA..
@thulefaith2113
@thulefaith2113 Жыл бұрын
Khukhona abantu
@pascalnkalakatha777
@pascalnkalakatha777 2 жыл бұрын
As'bonge #PastorWeningi
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
Kubonga mina kakhulu, ngane yakwethu. INkosi kubusise.
@portia3411
@portia3411 2 жыл бұрын
Ngiyabingelela Pastor ngicela ungichazele ngaleli phupho Bengihamba endleleni engathi ngiyijwayele kunalokho ngagcina ngimile ngingazifakile izicathulo olwandle kanti intokazi yayingiculela kodwa yezwakala isisimungulu ime esiqwini sesihlahla ekujuleni kolwandle ngisuka lapho ngaya khona. uhlobo oluthile lwendlu nalaphaya lapho abafundi bekhuluma ngomsebenzi wesikole ongaqediwe futhi intombazane yangicela ukuba ngikope umsebenzi wayo Elinye iphupho kwakuyisithombe sengelosi esine-halo siphenduka uthando lwangempela kanye nezifanekiso zezingane esitobhini kanye nomfana udayi oluhlaza umzimba wonke ugijima ubheke eqhugwaneni lamadlozi kanti umuntu ongaphakathi eqhugwaneni ugijima nje ukuthi ligcwale umlotha kwaqala kwafana nomama kodwa kwathi umuntu oluhlaza ngakuye kwaba ngomunye umuntu.
@zonkenxokweni717
@zonkenxokweni717 2 жыл бұрын
mawuphupha uthandaza usehlathin kungaze kungath kukhona Ubuntu ulwisanaye
@scelonxumalo5848
@scelonxumalo5848 Жыл бұрын
Muhle umsebenzi mfundisi syabonga ungapheli mandla
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
Thank you, Nxumalo. INkosi ikulonde, njalo.
@khanyisilem9067
@khanyisilem9067 Жыл бұрын
Sawubona pastor mina ngicela ungichazele , ngiphuphe ngicula esontweni (I'm not that very good singer😅) kodwa nje ngicula kahle ngize ngibafundise iculo elisha. Ngithe sengizoshumayela omunye umfundisi nje wangithandazela bese wangitshela ukuthi lezinhlungu ebengizizwa la (ekhomba izindawo ezihleli zibuhlungu in real life) zizophela within a week or two. Ngiyabonga🙏
@lizzynkabinde7293
@lizzynkabinde7293 2 жыл бұрын
Inkosi ikubusise pastor impendulo zakho zingisiza kakhulu
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
Thanks, ngiyathobeka kakhulu. may God bless you.
@MelusiNhlapho
@MelusiNhlapho Жыл бұрын
Sanibonani kuchazani ukuphupha isikole sisegcekeni elilodwa nesonto bese isonto liqala lingena abantu ngaphakathi nawe ukhona kulabo bantu ngaphakathi esontweni kodwa liphele ingakaqali intshumayelo
@zandizitha2723
@zandizitha2723 2 жыл бұрын
Siyabonga pastor, Ngiphuphe isonto lamazayoni bebabaningi behlabelela kamnandi ..bengikuUpstairs bona bebeDownstairs and I was so wishing to join them. Their voices were so great.. On another hand I was approached by some guy. He asked me for money . I told him I don't have. Then suddenly he brings to me R20 change from a previous purchase I had made. I thanked him and took it,and quickly I changed my mind . I gave it back to him and said he can keep it. He took it with a big smile.
Umbonakanjani umuntu omkhethelwe idlozi lakho
23:20
HX MBOTHO
Рет қаралды 32 М.
КОГДА К БАТЕ ПРИШЕЛ ДРУГ😂#shorts
00:59
BATEK_OFFICIAL
Рет қаралды 7 МЛН
REAL MAN 🤣💪🏻
00:35
Kan Andrey
Рет қаралды 35 МЛН
Ukuphupha nge-sthandwa sakho | @pastorweningi
5:57
Nufliq
Рет қаралды 31 М.
Isboshwa esabona ijele elingaphansi komhlaba
14:07
Secret TV Production
Рет қаралды 175 М.
Izikhali ZeSithunywa.[0780046059]
12:36
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 10 М.
Ukuphupha ugqoke izingubo ezimhlophe | @pastorweningi
5:15
Ukuphupha usonta, uthandaza nokunye kusho lokhu
2:26
Sichaza amaphupho
Рет қаралды 4,5 М.
Ukuphupha ingane kuhle kubi
14:08
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 5 М.
Thuso Motaung Speak About Prophet Enigma
44:03
Church Hub
Рет қаралды 71 М.
Ukuphupha ngemali kusho lokhu
12:59
Sichaza amaphupho
Рет қаралды 78 М.
Mkhulu Hoti Inyanga YoMpedi | Ukuphupha Amakaka Kuyinhlanhla
26:56
INYANGA YO MPEDI TV
Рет қаралды 9 М.
Ukucindezeleka empilweni
19:47
Dr Khehla Lomlungu (Zosukumizizwe)The Avatar
Рет қаралды 10 М.