Ukuphupha umuntu ekupha ingane, isitho sangasese, umuntu okhubazekile, uphuza umchamo womunye umuntu

  Рет қаралды 12,135

Nufliq

Nufliq

Күн бұрын

Пікірлер
@angelamdluli3616
@angelamdluli3616 9 ай бұрын
Amen pastor ngicela ukubuza ngabe kushoni ukuphupha ukuphupha uskwiza wami elele embhedeni wethu nengane
@angelamdluli3616
@angelamdluli3616 9 ай бұрын
Amen pastor ngicela ukubuza ngabe kushoni ukuphupha unika uskwiza wakho iduku mawuthi lingcolile bese ngimnika elami lesonto Eli green
@tholakelengcobo
@tholakelengcobo 11 ай бұрын
Amen past mina bengivakashile komalume ngaphupha kukhona ugogo othi usefuna ingane manje kimi
@angelamdluli3616
@angelamdluli3616 9 ай бұрын
Amen pastor ngicela ukubuza ngabe kushoni ukuhla uphupha ngabatu basenzini wakho bakubo ka mama no baba womyeni wami
@thandoginindza9655
@thandoginindza9655 Жыл бұрын
Amen pastor mine ngiphuphe umuntfu okhubazekile angipha skipa esimhlophe esibhalwe happy new year,ngabe kuchazani
@ZamadinangweDlomo-js9mp
@ZamadinangweDlomo-js9mp 2 ай бұрын
Sawubona pastor weningi ungabe kuyini ukuphupha ngihleli nomuntu wam ekamereni kuqhamuke usisi wam omncane engagqokile waveza isitho somuntu weslisa esiskhulu esingangenkalo.
@SmangaPhungula-q8w
@SmangaPhungula-q8w 2 ай бұрын
Sawbona pastor ngsaculukubuza Uma umuntu wesilisa uphuphe ukhonjiswa ingane sithole sangasese
@lettysiziba3699
@lettysiziba3699 Жыл бұрын
Sawbona Mkhulu, Bengisacepa ukubuza ma uphupha ubona umuntu wesifazane enesitho sangasasa somuntu wesilisa
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
please also check this video ungase uphendulekre Filename Ukuphupha isitho ngasese Video link kzbin.info/www/bejne/aWHIdH2uadF6l7M enkosi.
@JeanetteGumbi
@JeanetteGumbi Жыл бұрын
Mina pastor ngicela ukubuza ukuphupha ubona kuhlinzwa ihhashi kuchazani
@mdungwazi9383
@mdungwazi9383 2 жыл бұрын
Ngibingelele, Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uncizwa ufezela, bese oyedwa kube sengathi uyakukhama lodoti ofakwe ufezela uphume....ngibonge🙏
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
*Uma uphupha ubona ufezela;* wuphawu olukuxwayisa ngesitha noma umuntu oyingozi, okucindezelayo, nokukhohlisayo. *Uma uphupha ulunywa ufezela;* wuphawu olusho ukuthi kumele uqaphele ngoba ulengela engozini ngenxa yomuntu okugadlayo noma ozama ukukwenza kabi empilweni.
@mdungwazi9383
@mdungwazi9383 2 жыл бұрын
Mmmmmh😢Ngyabonga kakhu
@busisiwemichelle5391
@busisiwemichelle5391 Жыл бұрын
kushoni pastor ukuphupha inkume amascorpion amanengi esembhedeni olala kuwo umyeni wami wawaxosha wawasusa kodwa bengisesaba kushoni lokho
@zeefortunasimelane3223
@zeefortunasimelane3223 5 ай бұрын
Sawubona Pastor Weningi ngicela ukubuza kushoni ukuphupha umntwana ono 1year onesitho sesifazane nebulisa aphethwe umama wakhe Mawumubheka kwangathi umfana aphinde abe yintombazane. Ngithe masengimbuza umama wakhe wengane ukuthi umfana nome intombi. wase uyangiphendula wathi naye abezaleke ajengalengane ya abulili bubili
@angelamdluli3616
@angelamdluli3616 9 ай бұрын
Awbona pastor ngicela ukubuza ngabe kushoni ukuphupha umuntu ongasekho ephethe ingane yakho ayibeke phansi imkhalele
@nompumelelomkhize6669
@nompumelelomkhize6669 5 ай бұрын
Pastor ngyabingelela. Bengicela ukubuza kuchazani ukuphupha nginesitho sendoda yami sangasese ngichama ngaso futhi simile
@mohatoletebajunior835
@mohatoletebajunior835 Жыл бұрын
Ngibingelele paster cela ukubuza kuchazan ukuphuph usemsebenzi kungath unabantu abakhubazekile befun ukukshay but niphinde nixoxe kahle kuphinde kukhuphuk imimoy kobin befun ukukshay
@moosazmoosaz1270
@moosazmoosaz1270 11 ай бұрын
Ninjan laykhaya bengicela ukbuza la ngabe kusho ukuthin ukuphupha muntu owawuthandana naye ebunganeni bakho futhi esashona ekunika ingane encane ethi ucela umgadele yona uzoyondla?
@nkululekoshongwe7300
@nkululekoshongwe7300 2 жыл бұрын
Hy poster cela kubuza kuthi kusho kuthini ukuphupha ama sim card amaningi
@AMOYANDY4995
@AMOYANDY4995 2 жыл бұрын
Syabonga Pastor ngezincazelo zakho ziyasilekelela kakhulu. Mina celuk'buz kuth ukuphupha uzibona wena isitho sakho sangasese iyindoda, ungaboni esominye kodwa uzibona wena esakho ingabe kusho uk'thini?
@zamazondozama9491
@zamazondozama9491 2 жыл бұрын
Ngiyabingelela Pastor wethu...ngisacela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha uhamba emgedeni ugcine ukuholela emfuleni omkhulu onamanzi ahlanzekile ugcwele kodwa ngakwazi ukuwela.uma sengiwuwelelile ngibone isiziba esikhulu sibiyelwe izihlahla kukhona nedanger tape.bese kuba ngathi kukhona ongitshela ikuthi nhingangeni kulesiziba ngeke ngiphume. Kube ngathy ngiphatheka kabi kodwa ngijike ngiwele umfula ngalendlela engifike ngayo bese on my back i met a collugue of mine.angitshele ukuthy ngenze kahle ngangangene kulesaziba ngidinga umuntu ozongilejelela ukungena khona.ngaphaphama.ngyabonga Ngiyaxolisa ukuba mude.
@teem783
@teem783 Жыл бұрын
Ngibingelele Pastor. Kungabe kutshoni ukuphupha umnewenu enqunu isitho sakhe sangasese sikhubazekile - wena ungowesifazane. And you look around and see more than one man ongabaziyo benqunu belezitho zangasese ezikhubazekile?
@thandekatsabedze7201
@thandekatsabedze7201 Жыл бұрын
Sawubona pasta Ngcela kubuta kushoni kuphupha ubona sitfo sangasense semuntfu lomdvuna mine ngibe ngiwesifazane lomuntfu abechama kani tsine sisele emotweni wavele wabhekisa ngalakitsi lesitfo sakhe sangasese.. Ngyabonga.
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
1. *Uma uphupha isitho sangasese;* wuphawu olubi uma umuntu ekuvezela isitho sakhe sangasese; lusho ukuthi kumele ulinde uthandaze ngoba isitha sakho sikugadla ngesichitho futhi sifuna ukuthi ulandelwe amabhadi, isinyama nesigcwagcwa. 2. *Uma uphupha isitho sangasese;* wuphawu uma ungumuntu wesilisa ubona isitho sakhe sangasese sowesifazane; olungasho inkanuko, inkumbulo nokuthi kudala wawugcina umdlalo wababili. Proverbs 5:19 a lovely deer, a graceful doe. Let her breasts fill you all the times with delight; be intoxicated always in her love. 3. *Uma uphupha isitho sangasese;* wuphawu uma ungumuntu wesifazane ubona isitho sakhe sangasese sowesilisa; olusho Lusho ukuhaqwa yichilo nobubi benkanuko, imfebo, nokuphinga. Ezekiel 23:20 “There she lusted after her lovers, whose genitals were like those of donkeys and whose emission was like that of horses.” 4. Futhi *Uma uphupha isitho sangasese;* wuphawu kwesinye isikhathi uma ungumuntu wesifazane ubona isitho sangasese; olungasho isibusiso senzalo, nokuthi kungenzeka ukhulelwe. 5. *Uma uphupha isitho sangasese;* wuphawu oluhle uma ungoweslisa ubona umkakho enesitho sowesilisa; lusho ukuthi uma ekhulelwe uzobusiswa ngendodana esikhathini esizayo. 6. *Uma uphupha isitho sangasese;* wuphawu olubi uma isitho sangasese sinezilonda, ubovu, noma sinezimpethu; lusho ukuthi kumele ulinde uthande uthandaze ngoba ugadla kabi ngesichitho. 7. Futhi *Uma uphupha isitho sangasese;* wuphawu olubi uma isitho sangasese singaphandle sinezilonda, ubovu, noma sinezimpethu; lungasho ukuthi usuphambuke kakhulu futhi uNkulunkulu usezokujezisa esikhathini esizayo esiseduze. Isa 3:17 therefore the LORD will afflict sores on the heads of Zion's women, and the LORD will expose their private parts. 8. *Uma uphupha isitho sangasese;* wuphawu olubi uma ungowesilisa unesitho sangasese sabesifazane; lusho ukuthi Linda uthandaze ngoba ungase ubhekane nehlazo nokululazeka. Isa 47:3 Let your private parts be exposed! Your genitals will be on display! I will get revenge; I will not have pity on anyone," 9. *Uma uphupha isitho sangasese;* wuphawu olubi uma ungowesilisa kepha isitho sakho sangasese sikomunye umuntu; lusho ukuthi kumele uqaphele umkakho uzokutholela ivezandlebe. 10. *Uma uphupha isitho sangasese;* wuphawu olubi uma ungowesifazane kepha isitho sakho sangasese sikomunye wesifazane; lusho ukuthi kumele uqaphele usunembangi ngoba umyeni usekubhanqile. 11. *Uma uphupha isitho sangasese;* wuphawu olubi kakhulu uziphulula isitho sakho sangasese; lusho ukuthi kumele uqaphele, futhi uzithibe uphinde uzihloniphe kungenjalo uzobhekana nenkinga, inkathazo, ihlazo, nokululazeka esikhathini esizayo. 12. *Uma uphupha isitho sangasese;* wuphawu oluhle uma ugeza isitho sangasese; lusho imizamo yokuxazulula inkinga, nokuthi ubuyele kumlingani wakho wangaphambili, nokulunga nokubanmgcono kobudlelwane. 13. *Uma uphupha isitho sangasese;* wuphawu olubi uma ukhotha isitho sangasese somunye; lusho ukugadlwa ngesichitho sangaphakathi. 14. Futhi *Uma uphupha isitho sangasese;* wuphawu olubi uma ukhotha isitho somlingani wakho sangasese; lungasho lusho ukuthi kumele ukhuleke futhi uqaphele imizamo yokufakwa umanda ngaphakathi. 15. *Uma uphupha isitho sangasese;* wuphawu olubi uma ungowesilisa ungenaso isitho sangasese; lusho ukuthi kumele uthandaze ngoba kungenzeka awunanzalo, futhi uma unazo izingane zingase zishone, noma lezingane othi ngezakho akuzona ezakho ugqokiswa ibhantshi.
@thandekatsabedze7201
@thandekatsabedze7201 Жыл бұрын
@@NufliqOnline ngyabonga pasta
@nokwandasbiya6462
@nokwandasbiya6462 11 ай бұрын
Sawubona mfundisi, ngiqeda kuphupha ngisiza umuntu okhubazekile, lomuntu uyakwazi ukuhamba kodwa ukhubazekile.
@ThembinkosiNicholas-f8x
@ThembinkosiNicholas-f8x 6 ай бұрын
Kusho ukuthini ukuphupha unkosikazi ongasekho ekunika ingane
@siphoshi
@siphoshi 2 жыл бұрын
Mkhulu sawubona, bengicela ukubuza leliphupha sengathi ngikwi ndawo ekuyi Estate, mangifika kulomuzi kanti ngoka DJ Zinhle, ngingenile ngahlala nje kunabanye momdeni wakhe futhi nengane yakhe encane, futhi bukudliwa nje kukuhle.
@toptens6453
@toptens6453 Жыл бұрын
Sawubona mkhulu, ngicela ukubuza, ukuthi kuchaza ukuthini ukuphuphu uphethe ingane engeyona eyakho nomawayo ungamazi kodwa le ngane uphuma naye kini, ungaka phumi nje egcekeni uzithole sujahwa yinyoka enkulu e-orange. Ngibonge.
@nonjabulozondi4190
@nonjabulozondi4190 2 жыл бұрын
Ngibingelele Pastor. Bengicela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha ngivakashela is'qumama??? sekuze kwaba kabili ngiphupha ngisendlini yalesi qumama.
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
*Uma uphupha uhleli nomuntu ocebile;* wuphawu oluvame ukukhomba ukuba nethemba lempilo engcono nokuthi ungase uphumelele emsebenzini wakho noma kokwenzayo kungekudala.
@CebiCele
@CebiCele 22 күн бұрын
Sacela kubuza kusho ukuthini kuphupha umuntu okhubazekile edayisa wena masufika uyamthengela lezinto akazidayisayo
@nokwazimbatha
@nokwazimbatha Жыл бұрын
Ngicela ungichazela ukuphupha umuntu ongamazi nithandana kodwa ehlupheka ekupha imali
@doublekang6744
@doublekang6744 2 жыл бұрын
Kuyini ukuphupha isitho sangasese oyindonda
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
Please specify and be detail. isitho somuntu sangasese somuntu omaziyo? was he/she showing it to you intentional or by mistake?
@thembekadlamini3992
@thembekadlamini3992 2 жыл бұрын
MNA mkhulu ngvuke nePhupho namuhla,ngphuphe inyanga ingphuzisa umuthi ithi iyangisiza ingiphalazisa.bekungat into eyenzeka ngampela ngba umuthi bengiwuzwa ubaba ngsho emlonyeni wami ephushweni I test yawo.uma sengfaka umunwe ukuze uzophuma ngba bengiphalaza,awuphumi.ngaphuza izkomishi ezuw 2,ngisebenzisa imaki
@nomusamajola4582
@nomusamajola4582 2 жыл бұрын
Mina ngiphuphe igodle ingane yentombazane kodwa lengane bekuyingane yalabantu abamhlophe ababizwa ngama albino ngicela ichazelo baba
@PhumeleleShandu-v6v
@PhumeleleShandu-v6v 5 ай бұрын
Ukuphupha umuntu wakini ongaskho ethi ufuna ingane
@sbande4825
@sbande4825 2 жыл бұрын
Asebonge postor mna ngiphuphe ngithunywa ukut angiye landa umuntu oshonile ngathatha imoto ngahamba ngedwa ngayabuya laye umufi kodw engekho phakat kwecoffin sengithwele lepetrol emotweni ngafika abanikazi bomufi bamthatha umufi bomfaka kweyabo imoto
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
*Uma uphupha uthutha isidumbu;* wuphawu lwempumelelo, injabulo nentokozo noma uzizwa unamandla nesibindi nokukhulu ukuzethemba ngekhono onalo empilweni.. *Uma uphupha uthutha isidumbu;* wuphawu olusho ukuthi uphokophele phambili futhi usesigabeni sokulahla yonke imikhuba emibi empilweni yakho.
Ukuphupha umunca isitho sangasese | @pastorweni
4:26
Ukuphupha umuntu osashona enqunu noma ethi uyagodola
22:05
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 14 М.
SLIDE #shortssprintbrasil
0:31
Natan por Aí
Рет қаралды 49 МЛН
ССЫЛКА НА ИГРУ В КОММЕНТАХ #shorts
0:36
Паша Осадчий
Рет қаралды 8 МЛН
Thank you mommy 😊💝 #shorts
0:24
5-Minute Crafts HOUSE
Рет қаралды 33 МЛН
Ubona Ngani Ukuthi UneSthunywa.[0780046059]
14:46
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 334 М.
Isboshwa esabona ijele elingaphansi komhlaba
14:07
Secret TV Production
Рет қаралды 247 М.
ukuphupha umuntu othandana naye.../isthandwa sakho..
2:45
InkundlaYamaphupho
Рет қаралды 2,5 М.
Ukuphupha isitho sangasese | @pastorweningi
8:27
Nufliq
Рет қаралды 21 М.
Ukuphupha i-EX yakho kungathi nisathandana
14:55
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 63 М.
Umkhulu wathi ngimqaphele uShembe
15:35
My Nati
Рет қаралды 332 М.
SLIDE #shortssprintbrasil
0:31
Natan por Aí
Рет қаралды 49 МЛН