UKUTHWASA KWAMI

  Рет қаралды 8,123

Impunga Yesintu TV

Impunga Yesintu TV

3 жыл бұрын

Ukuthwasa kwehlukene kanti akumele utshelwe umuntu ukuthi thwasa lapha kodwa kumele ulalele ithongo lakho ukuthi yikuphi lapho lifuna uthwase khona

Пікірлер: 41
@nonhlanhlamdlalose8671
@nonhlanhlamdlalose8671 3 жыл бұрын
Siyabonga Mpunga. Ngathi kungcono ngifike eMphelandaba. Siyangihlupha isikole ebuthongweni. Kanti-ke futhi enye yezinto eyavalwa kudala.
@phelibanjwa5077
@phelibanjwa5077 3 жыл бұрын
Camagu Mpunga yeSintu. Hay uyazthetha iinyaniso Mtomdala 👏🏽👏🏽
@nzuzomthembu8913
@nzuzomthembu8913 3 жыл бұрын
Siyabonga, inkinga awutholakali uma sikushayela, uhlezi umatasatasa, kodwa siyacela uke usenzele isikhathi ngoba siba nayo imibuzo eminingi.
@winniemkhize3206
@winniemkhize3206 3 жыл бұрын
Wayibeka kwacaca khehla and yiqiniso leli lokhuthi muntu kumele aphuphe before yathwasa balimele bant ngokuswela lwaz, Syabonga Mpung 🙏
@fikilenzuza4917
@fikilenzuza4917 3 жыл бұрын
Syabonga Mpunga. Ngabe nam ngangithwasiswa yibona yin ngoba bengithonga ngifundiswa amakhamb nokuwathaka kuze kushiwo negama lomcakath.
@alexbhebhe456
@alexbhebhe456 3 жыл бұрын
Siyabonga Impungaaaaaaaaah
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 3 жыл бұрын
Mpunga mina kuthiwe kumele ngidle igobongo,bathe Ilona eliyobe selisho ukuba ngiya emanzini Noma ngiyaphi.kuthe kusenjalo ngatshelwa ukuthi uGogo wami uboshiwe kwelamaThongo komele ngimcelele uxolo kuqala,ngilandelise ngesthebe sabantu abadala kube kuma ngidlake igobongo.
@lindokuhlemhlongo4148
@lindokuhlemhlongo4148 3 жыл бұрын
Syabonga mkhulu ngcobo kuhlala kuyintokozo ukuthola ulwazi olubanzi kangaka
@alexbhebhe456
@alexbhebhe456 3 жыл бұрын
Okusho ukuthi Mpunga Yesintu ukuthwasiswa omkhulu akuphothulwa kukho uthwasa impilo yakho yonke belokhu bekugixabeza nje ngolwazi olujulile. Nginombuzo la Mpunga nakuba ngizothi ukuphuma kancane esihlokweni ñgixolise lapho,Ngicela ukubuza ukuthi uma umuntu ethole ingozi yemoto mhlampe wanqanyulwa umlenze yena asinde aphile,ngicela ukubuza ukuthi maseshonile ke niwenza njan lomlenze asuke eshone eaefakelwe wona esibhedlele,ngabe ufihlwa nawo noma uyasala uma efihlwa nawo alikho yin isiko elenziwayo? Ngiyabonga
@sarahnjapha1727
@sarahnjapha1727 3 жыл бұрын
Syabonga Mpunga Yesintu , 🙏🙏🙏🙏
@andyxandyx
@andyxandyx 3 жыл бұрын
Mpunga 🙌🏾🕯🧖🏾‍♂️🕯!!!!!!!
@mpilonhlekhanyile7694
@mpilonhlekhanyile7694 3 жыл бұрын
Impuuuuungaaa 😊🙏
@sbusisokhwela7227
@sbusisokhwela7227 3 жыл бұрын
Ayi akusho wena phambili ndoda enkulu yize ubukeka usemncane kodwa hayi uvuthwe kakhulu kulomkhakha okuwo
@mzilangwenkosi3533
@mzilangwenkosi3533 3 жыл бұрын
Impungaaaa
@mchunuzenzele8193
@mchunuzenzele8193 3 жыл бұрын
Ngithanda incazelo🤝🤝🤝🤝
@sim3702
@sim3702 3 жыл бұрын
Siyabonga Mpungayesintu
@musatembe4981
@musatembe4981 3 жыл бұрын
Mshana wako- Fuze madoda isintu sisegazini kuwe siyabonga mfoka Mbanjwa.
@ntuthukoxulu8785
@ntuthukoxulu8785 3 жыл бұрын
Mpunga yesintu🤝
@lezwemekoa1056
@lezwemekoa1056 3 жыл бұрын
SIYABONGA MPUNGA❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️
@ntombifikilemaphumulo6614
@ntombifikilemaphumulo6614 3 жыл бұрын
Mpungaaa thank you
@slindilemasondo9545
@slindilemasondo9545 3 жыл бұрын
Mkhulu thokoza ukphupha uya eskolen uyobhala iMaths ngabe kusho uktn mkhulu
@vuyanitukani6375
@vuyanitukani6375 3 жыл бұрын
Ukuthwasa ne sthunywa
@slindilemasondo9545
@slindilemasondo9545 3 жыл бұрын
Ngyabonga mkhulu👏👏👏ukungikhanyisela👏
@andileblessingshange3505
@andileblessingshange3505 3 жыл бұрын
Wayibeka kahle mkhulu, injalo nje
@bhekenimtshali5400
@bhekenimtshali5400 3 жыл бұрын
Mpunga uzoshaya inyoni eymbili ngetshe elilodwa ngoba the time ufundisa iclass nathi soba sibukela silalela mpungaaaa
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 3 жыл бұрын
Siyakhuleka Mpunga
@siyabongablack9344
@siyabongablack9344 3 жыл бұрын
👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾
@bhekenimtshali5400
@bhekenimtshali5400 3 жыл бұрын
Mpunga mina ngibona sengathi kufuneka uvule iskole kungabi iconsultation kuphela
@sbusisokhwela7227
@sbusisokhwela7227 3 жыл бұрын
Hayi uqinisile mfokaMbanjwa kuyezwakala indlela amava akho avuthwe ngakhona
@sbonelondlovu201
@sbonelondlovu201 3 жыл бұрын
🙏👏👏👏👏👊
@musawenkosisangweni3689
@musawenkosisangweni3689 3 жыл бұрын
Ngyabonga Munga yesuntu,ngiyithola manje i Channel yakho, ngempela nomoya wami uyavuma ukuthi ngifubde lapha, kade ngifuna iqiniso ngesintu, ukutwasa kanye nobungoma ngsalindele okukhulu lapha, ngicishe ngalahleka ngilalela uMkhulu thizeni khona lapha echaza izinto eziningi engazwakali nakahle nje Ngyabonga
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 3 жыл бұрын
Kuleskhathi sanamhlanje engabe bangakhi abazi ihubo lakubo?wo hhe! Lafa elihle kakhulu
@fikilenzuza4917
@fikilenzuza4917 3 жыл бұрын
Lisho uliphinde. Mina ngenhlanhla ngalifundiswa wumkhulu wam esadla anhlamvana ngo 1976, nganginemnyaka ewu 13
@DukeOfEccleston
@DukeOfEccleston 3 жыл бұрын
Thank you Mpunga👏👏👏👏. 1 question though, what do you do when you're being told that you need to go through the process of igobongo but you've also been repeatedly told that idlozi nethongo lakho alizwani nomuthi?
@andyxandyx
@andyxandyx 3 жыл бұрын
i can relate to your question Mr Moeti, cos i have faced the same thing . even this morning i was told exactly what you asking... igobongo has no problem as that is what cleanses you to communicate better with your guides and it’s also their food .. but imithi yezinye izinto that may work for other people , won’t work for you . 🕯🧖🏾‍♂️👏🏾
@DukeOfEccleston
@DukeOfEccleston 3 жыл бұрын
@@andyxandyx You are a lifesaver, I have been stuck for almost a year now due to this uncertainty. Camagu 🕯️👏👏👏👏
@andyxandyx
@andyxandyx 3 жыл бұрын
Tsebang Moeti Makukhanye 🕯👏🏾, uma uphahla ubazise isimo esibhekene naso so that they don’t think you are dragging your feet.
@sbusisomahlase540
@sbusisomahlase540 3 жыл бұрын
kunjalo Mkhulu
@vukadakiechannel2712
@vukadakiechannel2712 3 жыл бұрын
Akephi amahovisi empunga yesintu?ngifisa ukuhlala nayo
@unathingwevela644
@unathingwevela644 3 жыл бұрын
Ngcela ukubuza if ndiphupha ugogo wam ongasekho eza ephethe ukutya okuninzi endlini.
@sizwevincentnxumalo1639
@sizwevincentnxumalo1639 3 жыл бұрын
Lelophupho lichaza ukuthi kukhona okudlisayo. Yiphupho elibi
MHLAMBE NAWE UYINGANE YAKOMALUME
16:04
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 16 М.
Атака ВСУ на Курскую область: что происходит?
24:16
BBC News - Русская служба
Рет қаралды 1,2 МЛН
路飞太过分了,自己游泳。#海贼王#路飞
00:28
路飞与唐舞桐
Рет қаралды 39 МЛН
НЫСАНА КОНЦЕРТ 2024
2:26:34
Нысана театры
Рет қаралды 1,6 МЛН
哈莉奎因以为小丑不爱她了#joker #cosplay #Harriet Quinn
00:22
佐助与鸣人
Рет қаралды 9 МЛН
UNO!
00:18
БРУНО
Рет қаралды 3,5 МЛН
Почему 08.08.2024  - день, который нельзя пропустить | Нумеролог
21:37
Нумеролог Андрей Ткаленко
Рет қаралды 775 М.
UKULUNGISA UMSAMO
25:15
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 15 М.
UKWAKHELWA ISIPOKI WEMBATHISWE SONA
15:43
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 20 М.
UKULUNGISA UMSAMO NOKUHLANZA IGCEKE
16:43
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 32 М.
UKUVULA AMAPHUPHO | Impunga Yesintu TV
14:50
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 126 М.
UKUSHAWA ABANTU ABADALA
11:52
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 24 М.
路飞太过分了,自己游泳。#海贼王#路飞
00:28
路飞与唐舞桐
Рет қаралды 39 МЛН