Ukuthwasiswa 1 IDLOZI..2ukuthwasiswa ugobela..3IDLOZI elizenzelayo

  Рет қаралды 26,699

UBUNGOMA BEQINISO no Ndlondlo

UBUNGOMA BEQINISO no Ndlondlo

Күн бұрын

Пікірлер: 80
@Vuvu329
@Vuvu329 6 ай бұрын
Uyachaza ngempela futhi unesikhathi sokuybeka,akekho onamadlebe ongeke ezwe ngendlela ochaza ngayo,akwande khehla🔥🔥🔥
@Ash-ys1mn
@Ash-ys1mn 3 жыл бұрын
You can tell when someone has a true calling to be a teacher and is gifted 👏🏽 definitely one of the most slept on teacher on KZbin! Thokoza mkhulu 👏🏽
@lizwingwane9091
@lizwingwane9091 2 жыл бұрын
Remember we live in a cruel... Abantu abane nyani abathandwa
@musacollen5514
@musacollen5514 2 жыл бұрын
Camagu mkhulu is it possible for me to get in direct contact with you.
@LeeNdlovu-hp3ri
@LeeNdlovu-hp3ri Ай бұрын
ngabona ngigqoke ubuhlalo obubomvu ezandleni nase nyaweni nase mqaleni amaningi ngeke ngikutsho konke ngoba ngibone into eziningi ngisize mkhulu
@musamsiza8359
@musamsiza8359 Жыл бұрын
Mkhulu ngcela ukubuza, mina angikaze ngthwase kodwa ngawaphupha amabhayi nobuhlalo, ishoba nenduku. Manje ngiboniswa umfula thizeni engingazi ukuthi fanele ngiye khona noma njan
@ofentsewilliam705
@ofentsewilliam705 3 жыл бұрын
Thanks mkhulu for your information. You have answered all my dreams. 👏👏👏
@RoseTwalinyati
@RoseTwalinyati Жыл бұрын
Camagu khehle ndikuvile MNA ukhuluma iqhiniso ithongo lifuna umntu omamelayo qha ❤
@ThandiThandiswa-jq3xd
@ThandiThandiswa-jq3xd Жыл бұрын
Thokoza Mkhulu You are so professional teacher.usungenze nganaka izinto ebengingazinaki.bayede ndlondlo🙌
@tsepengmadhlala1188
@tsepengmadhlala1188 Жыл бұрын
Mkhulu ngiyabonga elami 100% active bayazenzela manje abakaze bangivezele ubuhlalu bayazithwasisela bona
@khethiwezakwe90
@khethiwezakwe90 Жыл бұрын
Thokoza... Bengisacela nkosi yami incazelo ngokuba nedlozi lomnono. Thokoza
@lydiamtshali7355
@lydiamtshali7355 2 жыл бұрын
Thokoza mkhulu asibonge.makungadlalwa nga madlozi abantu god bless u 🙏
@joshuamlungiseleli4052
@joshuamlungiseleli4052 3 жыл бұрын
Thokoza Mkhulu , You are very special and well gifted , your explanation too good.But we are very lost on to who can help you clean.And how you can get a right person to your calling.Help me plz.
@joshuamlungiseleli4052
@joshuamlungiseleli4052 3 жыл бұрын
Please Mkhulu how can I contact U ?Its not an easy journey to walk alone.
@ubungomabeqinisonondlondlo1808
@ubungomabeqinisonondlondlo1808 3 жыл бұрын
0788142718..whatapp
@pearln2308
@pearln2308 3 жыл бұрын
Hope u found help Joshua
@zaneledlamini1343
@zaneledlamini1343 3 жыл бұрын
Thokoza kuhle ukukubona mtanedlozi 👏👏
@thandilemlonyeni3859
@thandilemlonyeni3859 2 жыл бұрын
Yessss....you are spot on Mkhulu....I know someone waThwasa for 7years with no Gobela....ehlala in a cave and mountain ethwasiswa iDlozi lakhe. And after yes he needed some kind of help there and there. You are correct Mkhulu...👏👏🙌♥️
@velilengema8188
@velilengema8188 3 жыл бұрын
Thokoza mkhulu Syabonga ngolwazi👏👏
@rosemarytimber2831
@rosemarytimber2831 2 жыл бұрын
This was the most and best insighful informative, eue-opening, well-explained and presented video ngadlozi elizithwasusayo. The finer details acashile abangasiniki wona ama adviser ethu has made this presenration an exceptional one. Ukhule njalo mtaneThongo ungapheli amandla Thokoza
@nokulungagexu5988
@nokulungagexu5988 2 жыл бұрын
Yu know yo story mkhulu
@nompucukofiglan5967
@nompucukofiglan5967 Жыл бұрын
Tokoza Mkulu mna bone buhlalo bumnyama neskirt esimnyana nomndindi Soo siko likona lihamba negazi Soo ngabe lirongo?
@lizwingwane9091
@lizwingwane9091 2 жыл бұрын
Mkhulu unenyani.... Hlala unje ungaze jike
@lindiwekhumalo711
@lindiwekhumalo711 2 жыл бұрын
Makhosi mkhulu, khula njalo. I have never seen such wise person. Where are based.
@pearln2308
@pearln2308 3 жыл бұрын
Mkhulu, I first dreamt of white beads, ngawenza umphahlo for it, then I was shown black n white bead, nakho did like wise. But there's nothing embi about idlozi lami right now. So please further elaborate
@ubungomabeqinisonondlondlo1808
@ubungomabeqinisonondlondlo1808 2 жыл бұрын
0788142718
@hiltonmalanga3615
@hiltonmalanga3615 Жыл бұрын
Yhooo mkhulu ndicela inumber yakho 🙏
@VuyiswaSTAN-nl6og
@VuyiswaSTAN-nl6og Жыл бұрын
Camagu emakhosini ngicela ukubonga ngezi chazelo
@thatoseru6185
@thatoseru6185 3 жыл бұрын
You answered all my questions Mkhulu. Enkosi 🙏
@rethabilempalweni6741
@rethabilempalweni6741 7 ай бұрын
Ngiya bonga mkhulu 🙏🙏🙏
@isaacxubuzana6124
@isaacxubuzana6124 Жыл бұрын
Thokoza mkhulu @zodwanonjiko Ngiphupha ngivukelea yodlozi kodwa lingakhulumi, kodwa ngiya endlini yomunye umama onesiphiwo sobudlozi nesesthinywa kodwa ngangakwazi ukufika lapho ehleli khona. Kodwa angithwasile ngiwumuntu nje oziphilelayo kungabe kusho ukuthini lokho
@zinhleyolokazingcobo3377
@zinhleyolokazingcobo3377 2 жыл бұрын
where have you been all my life kodwa haaau waze wangibusisa ngyabonga kakhuuuuuuulu unkulunkulu akubusise
@nomshadohope2427
@nomshadohope2427 3 жыл бұрын
Siyabonga isipho sakho mkhulu
@sibongilemsibi5142
@sibongilemsibi5142 2 жыл бұрын
Makhosi how to get hold of you my son is having these problems
@ubungomabeqinisonondlondlo1808
@ubungomabeqinisonondlondlo1808 2 жыл бұрын
0788142718..for whatapp
@zandilerejoice4857
@zandilerejoice4857 3 жыл бұрын
Igazi mkhulu eliphuzwayo lembuzi umuntu methwasa kusho ukuthini
@mondesongongo5443
@mondesongongo5443 Жыл бұрын
I am keen to hear the answer on this one but I doubt he will answer you
@mondesongongo5443
@mondesongongo5443 Жыл бұрын
So Mkhulu uthi ubuhlalo obumnyama yidlozi elibi?? 😅 Ukuphuza igazi kufana nesthwalo? How do you explain uMndawe then?
@bhekingcobo527
@bhekingcobo527 2 жыл бұрын
Baba mina ngadla igobongo ,kwavuleka izinto ,ngangena ebhizinisi amatrucks ,ngabanemikhumbi 16 years ,ngaminer Olwandle ngemikhumbi yami ,ngahamba ngahlala ekapa,nase northern cape ,ngithanda ukuhlala emizini eseduze nolwandle ,help me I need to know ukuthi ikomkhulu ,lwedlzi lami likuphi,i was given a white dress by ugobela osewashona ,wathi I must just pray for water and candles I will heal people ,I need usizo ngoba ,I lost everything now ,but I dream everyday ,help
@ubungomabeqinisonondlondlo1808
@ubungomabeqinisonondlondlo1808 2 жыл бұрын
Emakhosini..whatapp us 0788142718
@sophynkambule4015
@sophynkambule4015 3 жыл бұрын
Mkhulu ngiyabonga, thokoza emakhosini
@zamohsokhela5275
@zamohsokhela5275 2 жыл бұрын
Thokoza mkhulu. Where are u based
@LeeNdlovu-hp3ri
@LeeNdlovu-hp3ri Ай бұрын
ibheke ngase nshonalanga ngakimi ngelinye ilanga ngabona inyoka eziningi kakhulu ngihamba phakathi kwazo phambili ngahlanga bezwa ngabantu abaningi kungathi ngiyi nkosi ngabambana nentombi ye china ngoba ngangi se china
@hiltonmalanga3615
@hiltonmalanga3615 Жыл бұрын
Yintoni intambo mkhulu?
@sinoluthopakati5211
@sinoluthopakati5211 2 жыл бұрын
Ngicela ukubuza... I went to see a traditional healer/umlamleli. Wangitshela ukuthi ngazalwa ngombethe and nginodlozi kumele ekuhambeni kwesikhathi kumele ngilulandele. But now the problem is in some of my dreams I keep seeing him as if kumele ngizwane nalo I.e. marry him. So ngicela ukubuza ukuthi kungenzeka idlozi lam limuthandile or umuntu ongumlaphi uyakwazi ukwenza ubone izinto ezingekho or channel your things the way he wants them to be?
@ubungomabeqinisonondlondlo1808
@ubungomabeqinisonondlondlo1808 2 жыл бұрын
Emakhosini xhumana nathi 0788142718 whatapp
@nomthidlamini8126
@nomthidlamini8126 2 жыл бұрын
Baleka ngazozombili logobela usekusebenzisele umuthi
@thandilemlonyeni3859
@thandilemlonyeni3859 2 жыл бұрын
@@nomthidlamini8126 😂🤣😂
@KhethiweSmelane
@KhethiweSmelane Жыл бұрын
Siyabonga mkulu
@thobbsshava4823
@thobbsshava4823 Жыл бұрын
WOW are you talking to me
@user-yj2em2wi2s
@user-yj2em2wi2s 3 жыл бұрын
Please explain why do initiates have to drink human/animal blood
@ubungomabeqinisonondlondlo1808
@ubungomabeqinisonondlondlo1808 3 жыл бұрын
Emakhosini..we will make a video soon
@pearln2308
@pearln2308 3 жыл бұрын
Human blood😲😲😲 Human from where
@isaacxubuzana6124
@isaacxubuzana6124 Жыл бұрын
Thokoza mkhulu Mina ngaphupha ubuhlali obumhlophe obunombala oyellow kodwa obugqame kakhulu obumhlophe busendlini eyi rontabule busemnyango ovaliwe Uma ngingena lapho ngangena phakathi ngabona ubaba womntwana wami nomuntu wesifazane owaye half necked, ngamshaya ngabo lobuhlali wakhala wayesekhuluma ethi ngingaphinde ngiyenze lento engiyenzile ungiyekela ukuthi abantwana nami basebancane ngabe kusho ukuthini Kona lokho
@ayandadladla7061
@ayandadladla7061 Жыл бұрын
Thokoza, ngidinga ukuxhumana nawe
@kennethmthobisi6782
@kennethmthobisi6782 3 жыл бұрын
Thokozani Mkhulu 👏🏿 Ikhandlela elimnyama lona ingabe linenkinga?
@ubungomabeqinisonondlondlo1808
@ubungomabeqinisonondlondlo1808 2 жыл бұрын
0788142718..whatapp
@xolilendlozi1189
@xolilendlozi1189 3 жыл бұрын
Makhosi ukuphi nendawo?
@joshuamlungiseleli4052
@joshuamlungiseleli4052 3 жыл бұрын
Thokoza Mkhulu I would like to know where are u situated?.I would like Ure help. My calling need someone that can be able to go guide me to success .Pls Tks.
@ubungomabeqinisonondlondlo1808
@ubungomabeqinisonondlondlo1808 2 жыл бұрын
For whatapp 0788142718
@zandilenkambule3834
@zandilenkambule3834 2 жыл бұрын
Yoo siyabonga mkhululu usivulile amehlo nolwazi osipha Lona ukhule kakhulu edlozini jengami liyangivezela izinto like amabhayi iziphika bt alingichazeli ngicela inumber yakho plz mkhulu
@petuniawondo3408
@petuniawondo3408 2 жыл бұрын
Likuthatha likusaphi 😭😭🥺
@ntokozohlatshwayo165
@ntokozohlatshwayo165 3 жыл бұрын
Ngicela ukubuza, uma kuvela ukuthi wwena unedlozi, and abakahlawuli, manje sebeyafuna. ngabe ukhona umehluko mase kufika isigaba sokuphuma komalume ungene kwisibongo sakine? Makhosi
@LeeNdlovu-hp3ri
@LeeNdlovu-hp3ri Ай бұрын
ngabuye ngangena emoyeni ngabona ngihamba ngithi kuno muntu okufanele ngidibane naye ngehola lesikhombisa ngadlula abantu ngayafika ngathola omkhulu ababilie noma abathathu uma nginga phazami omunye ekhuluma nginga mboni ethi kufanele ngithole izinyo lebhubesi ukuze into zami zilunga kuningi mkhulu ngibona ukusa kwamalanga onke kudala emyakeni edlule ngaboniswa ngifile ngibona isidumbu sami bethi undlovu utshonile heyi kuningi khulu ncela iPhone number mkhulu l need your help
@hambakinimgodoyi8614
@hambakinimgodoyi8614 3 жыл бұрын
Ndiyabonga Mkhulu.
@ofentsewilliam705
@ofentsewilliam705 3 жыл бұрын
Mkhulu where are you?
@noluthandomdalana119
@noluthandomdalana119 3 жыл бұрын
Thokoza mkhulu Cela wenze video ngamaGobongo
@zandilezandi6283
@zandilezandi6283 3 жыл бұрын
Thokoza mkhulu manje mkhulu umasebekhombisa ubuhlalu amambayi ishoba nokinye nesingondlo ukuthi komele sibenjani simekanjani emsamo nesiziba nmpophomo kumelekula ndelwe bona angi umuntu uma esenza ngendle yakhe kumele wenzenjani n
@shalotdube4391
@shalotdube4391 3 жыл бұрын
Thokoza mkhulu wazi kanjani ukuthi idlozi lakho lizinzephi
@bantushaman7258
@bantushaman7258 2 жыл бұрын
Thokoza khehla, ushaye khona
@mphosynphia3190
@mphosynphia3190 2 жыл бұрын
Thokoza
@mfanakamadlokovu
@mfanakamadlokovu 3 жыл бұрын
Thokoza mkhulu ngyatanda indlela ochaza ngayo proffetional ngicela i number yako ngzokwaz kuluma nawe mkhulu
@noluvuyozungula5765
@noluvuyozungula5765 3 жыл бұрын
Ngicela wenze iVideo why umuntu oneDlozi eneZitha eziningi?
@ayandapandela6503
@ayandapandela6503 3 жыл бұрын
😂😂😂 good am also one them azininzi zitha zam qah andithakatheki dala bezama
@ubungomabeqinisonondlondlo1808
@ubungomabeqinisonondlondlo1808 2 жыл бұрын
Emakhosini..already did
@vuyelwantuli7787
@vuyelwantuli7787 3 жыл бұрын
Makwande
@mthandenixesibe151
@mthandenixesibe151 3 жыл бұрын
Ngicela ukubuza ukuthi le kwezikamoya ubanibophatha izokhiye zokuthi kubuye lemimoya izongena emizimben yabantu abazalwayo? Lesosikhulu senzanjan ngamandla obumnyama agida emhlabeni?
@joshuamlungiseleli4052
@joshuamlungiseleli4052 3 жыл бұрын
Thokoza Mkhulu, Hayi ngiyabonga ngifisa ukwazi ukuthi ukephi nendawo Kade saxakeka ngokwempilo mhlawumbe ungangisiza ngelathise Bo .Utholakala kuphi?
@ubungomabeqinisonondlondlo1808
@ubungomabeqinisonondlondlo1808 2 жыл бұрын
@@joshuamlungiseleli4052 0788142718 whatapp
Umehluko phakathi..Sangoma..Umthandazi..Inyanga
28:49
UBUNGOMA BEQINISO no Ndlondlo
Рет қаралды 13 М.
Ukuthwasiswa ulele ebusuku ngamaphupho
27:20
1 Reel Films
Рет қаралды 37 М.
Бенчик, пора купаться! 🛁 #бенчик #арти #симбочка
00:34
Симбочка Пимпочка
Рет қаралды 3,6 МЛН
REAL 3D brush can draw grass Life Hack #shorts #lifehacks
00:42
MrMaximus
Рет қаралды 12 МЛН
Sigma baby, you've conquered soap! 😲😮‍💨 LeoNata family #shorts
00:37
How to whistle ?? 😱😱
00:31
Tibo InShape
Рет қаралды 17 МЛН
IMvumadlozi+IMvumansika
19:24
UBUNGOMA BEQINISO no Ndlondlo
Рет қаралды 10 М.
Signs of isthunywa and full explanation of it.
36:16
UBUNGOMA BEQINISO no Ndlondlo
Рет қаралды 7 М.
IZIGABA ZOBUNGOMA:yini izigaba..zibaluleke ngani ebungomeni bakho
20:01
UBUNGOMA BEQINISO no Ndlondlo
Рет қаралды 7 М.
Signs Of Your Calling (Ukuthwasa) - Gogo Dineo Ngwenyama
17:20
UBIZO LWAMANZI NEZIMPAWU
9:07
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 91 М.
Ukhamba elisiza idlozi lakho likhulume nawe#lithwasise#likhulume#likubonise
20:55
UBUNGOMA BEQINISO no Ndlondlo
Рет қаралды 7 М.
Sounds ekhala emandlebeni explained
13:15
UBUNGOMA BEQINISO no Ndlondlo
Рет қаралды 6 М.
Ulazi ngani idlozi eliku thwasisayo UGabhadiya 4k
17:57
UGabhadiya
Рет қаралды 40 М.
REBIRTH: God First (Isithunywa)
25:50
AFROSAVVY
Рет қаралды 78 М.
Ukukhethelwa u partner idlozi lakho....part 2
13:30
UBUNGOMA BEQINISO no Ndlondlo
Рет қаралды 1,7 М.
Бенчик, пора купаться! 🛁 #бенчик #арти #симбочка
00:34
Симбочка Пимпочка
Рет қаралды 3,6 МЛН