Ukuxabana Kobendle Emndenini | Indaba Yesintu with Alex Mthiyane

  Рет қаралды 27,443

Gagasi FM

Gagasi FM

3 жыл бұрын

Siyabona kwenzeka eNdlunkulu and these are the realities of imindeni eminingi enamalungu amonelanayo, ahliphizayo futhi axabanisayo. Lokhu kulungiswa kanjani?

Пікірлер: 32
@lifewithleft7321
@lifewithleft7321 3 жыл бұрын
Akesishayele izandla abathwebuli beGagasi FM 👏👏 umsebenzi wabo uyancomeka kakhulu.
@baludlamsdlamini3438
@baludlamsdlamini3438 3 жыл бұрын
Such a sensitive topic to me
@confidencekhena1660
@confidencekhena1660 3 жыл бұрын
umakoti unamandla emzini wakhe , yes , that why ubhuti kmele aphume ayokwakha umuzi ukuze umkakhe ezohlala kahle ngokuthula....but ukuty awshadile loko akuchazi ukuty ngzohlukumezeka emzini kababa, umshado is a blessing ,
@lethukuthulantuli1082
@lethukuthulantuli1082 3 жыл бұрын
Ave uchaza kahle Bab' uMtshali, yazi ngathi wakufundela.
@busisiwemcanyana117
@busisiwemcanyana117 3 жыл бұрын
Umona nje iwo inkinga,nhliziyo ezimbi nabandawonye ,angphathi makungasekho bazali kubaworse, kodwa uThixo ukhona cz usukungazi ukthi ukwenzelani akwenzayo lobanginkinga,ubuthakathi nje sekuyinsakavukela abantu abasayi kubelaphi ngokuyokwakha but bayobanunusela ngemali bafune lemithi emibi echithimizi,kant ikhaya libalulekile but abantu ababoni lokho,ekgcineni uzolidinga seliyizala ungasazi ulqalephi uthuyalvusa,hai kona sisenkingeni ngamakhaya nemundeni
@sibonisomthombeni6651
@sibonisomthombeni6651 3 жыл бұрын
Egagasini....Powerful show, siyabonga. Very insightful 🙌
@thokozanimbuyisa664
@thokozanimbuyisa664 3 жыл бұрын
Alex inzima kakhulu lendaba enikhuluma ngayo emndenini, yonke imideni inomuntu onukwa ngobuthakathi. Ukuhlupheka yiyo imbangela yokungezwani emndenini.
@Rover837
@Rover837 3 жыл бұрын
Thank you for the knowledge 💚💚💚
@busishongwe4538
@busishongwe4538 3 жыл бұрын
Ohh wow. Ngaze nga understander igama lami. Asibonge
@lungisanimbokazi8328
@lungisanimbokazi8328 3 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu ngohlelo, izihambeli zakho zineqiniso kanye nobuhlakali obujulile.
@cynthianokuthulanxumalo9984
@cynthianokuthulanxumalo9984 3 жыл бұрын
Baba Mzwili, ngiyabonga ngaloluhlelo lokuxabana kobendle emndenini. Yes, umama wami wazalwa kahle waba nempimelelo wasikhulisa kanzima, konke okwakhe kwahluka kuloko okwezingane zakwabo kodwa ubengakaze alahle noyedwa uma edinga usizo kodwa ekugcineni wabizwa ngomthakathi, wathatha idlozi etc. Kunamhlanje asingeni koMalume, benza izinto brngasimemi uma kwenzekile uyabona ukuthi kugcinwa icala. Kubuhlungu kuyaqaqamba ngoba besilikhonzile ikoMalume lethu. Even odadewabo abasangeni kithi abasamfoneli, ulimele kakhulu, uhleze ebalisa but sesithembe ukuthi ngelinye ilanga iyokhulunywa lento idlule yize ingeke isawulungisa umonakalo osuwenzekile. Ngothokoza ukuthola umhlahlandlela oyolamula lempi esuswa ukuthi uphumelelile wasifundisa sonke sow5 saphumelela, siyasebenza siyaziphilela kahle. Kunzima ngobavlento yasuka ngomakoti, uMalumekazi, owafika ngokuzogana akhe umuzi, kepha yena wabhidliza konke. Ngibonge.
@nkosingiphilengcobo8885
@nkosingiphilengcobo8885 3 жыл бұрын
Alikhulunywe iqiniso. Iyodwa into ewumsuka wezingxabano emndenini yabantu abamnyama....UMONA. abantu bagijima umhlaba wonke bebhebha kwasani bezalisa bengafundi bengagcini imali bese bevukwa umona uma bebona omunye umuntu osebenza kanzima esephakama
@ayandamnculwane4781
@ayandamnculwane4781 3 жыл бұрын
Ngicela nje ukuphawula. The solution for all those conflict (my opinion) is selfless. And thina zingane kumele ngaso sonke isikhath singangeni ezimpin zaba zali,by doing so abazali bazobukela kith ukuth kuyabanjiswana.
@ntuthukocele2326
@ntuthukocele2326 3 жыл бұрын
Inamandla kakhulu 🙌
@mondlimenzi8873
@mondlimenzi8873 3 жыл бұрын
Yazi imbewu yakho🙌🏽
@mawandentoni3620
@mawandentoni3620 3 жыл бұрын
my fav radio presenter
@bravemandlodloboss286
@bravemandlodloboss286 3 жыл бұрын
Thank you
@sikelelambatha5270
@sikelelambatha5270 3 жыл бұрын
Manyosi! Shandu kaNdaba! Ndabezitha! Dladla, Gumbi lama gwala! Mhlophe! MazalaNkosi! Mavungama! Mathabathanyawo!
@cheysa7927
@cheysa7927 3 жыл бұрын
But ngalezankathi kuphila ujesu kubhalwa ibhayibheli,zazingekho iybongo nje,yingakho namanje kukhona izithakazelo,ngoba zazingamagama abantu phambilini.
@thabanimaluleka451
@thabanimaluleka451 3 жыл бұрын
khuphuka salukazi sendoda ave ngikuthanda
@Rover837
@Rover837 3 жыл бұрын
Kuba nzima uma uthi uyazama ukwenza umehluko emdenin but still izinhliziyo zabo mzala zigobile
@safehavenrsa
@safehavenrsa 3 жыл бұрын
Tough. Abaneli banomhobholo
@nkosananleya7757
@nkosananleya7757 3 жыл бұрын
Ngiyithandile le yokuthi uvuzise iphumelelo kuba fowenu uma kudingakala
@zakhelecharles7657
@zakhelecharles7657 3 жыл бұрын
Ngicela niyiqhube lengqoxo izinkinga ziningi emindenini.
@ntombifuthimaureen8673
@ntombifuthimaureen8673 2 жыл бұрын
Sasihle isihloko sendaba qhubekani nokusibonisa boBaba
@thembadlamini1140
@thembadlamini1140 3 жыл бұрын
CHA NGYANIZWA MAKHEHLA
@mariamoagi1759
@mariamoagi1759 3 жыл бұрын
THE LADY WHO CALLED ON PARENT FAVORITISM REALLY TOUCHED ME COS I AM GOING THROUGH THE SAME.
@nokuthulacynthianxumalo3731
@nokuthulacynthianxumalo3731 3 жыл бұрын
I can relate
@inhlulamgabashe9632
@inhlulamgabashe9632 3 жыл бұрын
Ngyabingelela ezinsizweni ezisesiteshini... Ngyaphika kakhulu kunina zinsizwa ezilapho ngithi umsamo wakwesinye isibongo awukazwe wenganywe igazi lesinye isibongo..... Ivezandlebe alikaze lishise impepho yalapha ensingazalwa khona cha ngyaphika.... Leyongane iyaye ithunywe uma kushiswa impepho or ivakashiswe koninalume hhayi lenkulumo yenu n iyonanto engcolisa umsamo kahleni zinsizwa qha niyasilahlekisa kakhuulu
@delimkize9450
@delimkize9450 3 жыл бұрын
Ayi nami angivumi nhlobo ngeke kwaze kwalunga leyongane kufuneka it's ekhabonina not Lapha ngeke nasilahla manje bobaba
@nawanekhomo3159
@nawanekhomo3159 3 жыл бұрын
Why are podcast not uploaded on the website anymore because it was easier just to download it and listen to it anywhere and at anytime
@GAGASIFM
@GAGASIFM 3 жыл бұрын
They’re available on our app
Siyini Isichitho? | Indaba Yesintu With Alex Mthiyane.
48:44
Gagasi FM
Рет қаралды 42 М.
Son ❤️ #shorts by Leisi Show
00:41
Leisi Show
Рет қаралды 9 МЛН
Это реально работает?!
00:33
БРУНО
Рет қаралды 4,2 МЛН
[WATCH] Sex During Pregnancy | Sex Indaba🔞
49:26
Gagasi FM
Рет қаралды 22 М.
DR KEHLELEZI ECHAZA AMAPHUPHO ON GAGASI FM
16:01
Dr Khehlelezi
Рет қаралды 30 М.
Ukuhlaziya Amaphupho | Indaba Yesintu
48:45
Gagasi FM
Рет қаралды 32 М.
UKUHLOLA NGEFONI NESBUKO
30:42
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 66 М.
Son ❤️ #shorts by Leisi Show
00:41
Leisi Show
Рет қаралды 9 МЛН