Ngiyabingelelà mpunga yesintu, ngiyabonga kakhulu ngokucacisa kwakho, NAMI ngingomunye o buya e manzini, kodwa i don't ukuthi why, kodwa u ma ngingayi ngiyagula, and namaphupho ayafika Basho nokuthi bazongiwisa nge moto,ngicina sengihamba ukuya e manzini, after that ngiba right,nokuthwasa ngathwasa nge nkani ngangithi ngiyafa azange ngizwe i pain e buhlungu kanjena since ngazalwa,ngiyabavuma labantu base manzini, miña ngathwasiswa umuntu o ngazi lutho u bishop because bathi ngiye kuye ngathi kanjani because lomunti kayazi lento enithi angisize ngayo, iyoo ba phendula bathi hamba,ngaya ku Baba ngamtshela wavuma wathi uzokwenza yonke into engimtshela Yona because ngiyagula,wenza yonke into engimtshela Yona bandla because bengigula strong , kodwa manje ngi right inkinga ibakhona mabefuna ngiye e manzini kunzima nokundlula nge taxi emfuleni ,umoya wamanzi u nzima kakhulu, ngiyabonga mpunga yesintu ngelinye ilanga ngizofouna ngikutshele kahle ngami ukuthi kwaqala njani until ekucineni