I have watched this sermon over n over 😭. And each time it ministers different
@Sindi-j1h Жыл бұрын
2023 this sermon still brings me to tears...may the Lord bring back our praying appetite kuba kuwe konke kuyenzeka😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭
@matshidisophiliswa6614 Жыл бұрын
21 September 2023, I am still here
@thabimsimanga65592 жыл бұрын
My grandmother my role model. Njalo ngo 5 ekuseni wayevuka, agqoki jazi abhince blacket aphume aye esiguqweni away from home. Uyobuya ngabo 7.😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭Ekhulekela hour ne hour engakhathali. Namuhla siyimiphumela yemikhuleko yakhe. I'm a prayer warrior eyazalwa uye kwamoya. Lord I bless you ukuthola umusa wokuxoxa ngo gogo wami
@prettyd21362 жыл бұрын
I can relate. I always if I can be a half of the woman my grandmother was I will be proud of myself. Ngila because of imikhuleko yakhe
@tkzeeolwami98592 жыл бұрын
My mother was like that.Namanje noma engasekho ngiyazi ukuthi zonke izimpi engizinqobayo its thru her prayers Wayengadli ephila impilo ye fasting n prayer Awu Nkosi ayingafeli ezandleni zethu.Help us Moya oNgcwele ziyibone izingane zethu
I can relate, the tree is still green even today where her knees printed
@VuyisileFortunateZibaniАй бұрын
Ngyakubongela uqhubeke njalo nokuthandaza
@siphodlamini99039 ай бұрын
Wow ngempela Mfundisi inamandla into yasezulwini
@lunganinene68992 ай бұрын
Yaz bazalwane uBaba sokhela uyangithinta ngoba the same situation actually happened to one of my uncle who name was Ndodo...yasas.... leyandoda yabhunguka ekhaya iminyaka wahlala uMakhuzwayo ey bakithi .Zathandaz izalukazi zakithi esigodini zikhuluma noNkulunkulu ... Ngethula ubufakazi ,wabuya umalume phindaka wasuka waze wathatha ubufundisi waphilisa abantu ngomthandazo. ❤ ey ngyakuzwa mina Sokhela.
Awu Jesu! I was there. Wathi eqeda ukukhuluma ubaba uSokhela ngabe sengijovekile ngomkhuleko. I made a commitment to improve my prayer life. God is raising up His army now. Haleluya 👏👏👏
@terrencesifiso94722 жыл бұрын
Im in the bus and it got me in tears I should also revive my prayer life and go back to the first love🙋♂️
@lindiwemthimkhulu91562 жыл бұрын
So grateful ngo gogo wam iam who iam today because of her constantly prayers wayevuka ngo 12 ebsuku azungeze umuzi ekhaya wee ngingabala kuphele indawo wayethi intombi ihlala ngentombi ngashada ngiyintombi ngenxa yezimfundiso nemikhuleko yakhe how I wish ukuthi usaphila angbone nghlezi kahle kanjani emzini engiwakhe ngemkhuleko yakhe but ke ujabule lapho ekhona ngoba imisebenzi yakhe imlandelile
@sinqobilezulu73892 жыл бұрын
Ey you remind me of ugogo wamj...Nanokuba sibangaka ingoba sakhuliswa amakhosikazi ayazana noNkulunkulu...Ay abaphumule eNkosini basikhulise ngesizotha, wasanela umusa.
@fikileangela27482 жыл бұрын
God of miracles 😭😭😭🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌no one like you🙏
@princesstshofela98348 ай бұрын
You are sooo blessed mama. Mawuphuphume ke zizibusiso.
@mandisazulu39032 жыл бұрын
I know nothing more powerful than prayer. Umkhuleko unamandla bazalwane
@samuelsipho90392 жыл бұрын
Thanks!
@khonangcobo8087 Жыл бұрын
Eyy ijulile le Baba Sokhela. Siyabonga ukusivusa nokusikhumbuza ngamandla omkhuleko
@sbahletshivhase25833 ай бұрын
I’m loving it too 👌been listening to to everything they post on utube 😅
@nomusandwandweeconomicsamp1846 Жыл бұрын
Oh my God your Word knows no distance, impela your Word has final authority, izethembiso zakho ziyiqiniso zinguyebo zinguAmen!!
@ManeseMpengesi4 ай бұрын
Hallelujah Hallelujah Hallelujah Jesus 🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙇♀️🙇♀️🙇♀️🙇♀️🙇♀️🙇♀️🙇♀️ Nami ngiyifumene leyo ncwadi ethi angisoze ndithole abantwana, please pray for me
@nompilothings5143 Жыл бұрын
Praying to find a church like this where I can serve God 😭😭 churches are so full of gimmicks nowadays you don't even know where to go because there's no glory of God in the end time churches.
@sphelelemkhize16607 ай бұрын
Ungayeki ukukhuleka sis wam, kodwa engakusho lapho ofike khona kunenyezwa igama lenkosi u Jesu ohlanganyela ngoba Uma ubheka ibandla elingenankinga yakhona ngeke ulithole
@sundaynyoni7214Ай бұрын
My Father my Father
@thozamabuda33483 ай бұрын
Hallelua, Glory to Jesus.
@thobilemasilelamasilela59982 жыл бұрын
I really can't get enough of this lesson about Christ and Prayer, we bless your Holy Name God 🙌🙌🙌😭😭😭
@mlungisinduduzo6396 Жыл бұрын
Siyafana❤️☺️
@fikilezulu-on8bb Жыл бұрын
L
@zamaswaziprincess4657 ай бұрын
Awuu Glorry to God Jesu buyisa ongokwethu.awuu Glory
@NomsaGetrudeNkalanga Жыл бұрын
Jesus Jesus 🙏 IMPELA umhlengi wetfu uyaphila , glory to Jesus 🙏❤ #powerful sermons indeed Jesus
@vuyisilengwenya37175 ай бұрын
Sazi wena Nkosi 🥹🙏🏻
@vumilembambo6952 жыл бұрын
Sazi lowo Jesu 💪💪💪💪💪💃💃💃💃 nathi simi lapho. Awu lelivangeli
@spumentuli50262 жыл бұрын
Lord,I am Florence 🙏🙏 ngizophenduka isalukazi uqobo lwami. Glory to Jesus 👋👋👋
Aw Jesu 🔥🔥🙌🏾🙌🏾 Nkosi yakhosi 🙇🏾🙇🏾 Moy’ngcwele Moyà weqiniso 🙏🏾 khona into yaseZulwini lana😭
@ZikhonaNopink2 жыл бұрын
Eyyyyyy nkosi siyoxoxani thina to our generation 💔😭😭😭😭😭😭
@thikazitee2220 Жыл бұрын
Kazi ngiyoba siphi isalukazi😭😭😭😭😭😭😭
@minenhlemposula12172 жыл бұрын
Esami isalukazi sasi sivusa ngoSondela Nxa Sivuka Nkosi, khanyisa indlela yethu, ungasishiyi nakanye Nkosi size sifike Kuwe... every Morning without fail. God bless her soul, when we visited, it was prayer da moment she sees us soze singene endlini 🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽 ey ngoba futh
Hhay hhay hhay mayeeeeeeeeeee, ngajoveka Jeeeeeeeeesus. Thank you Jesus,....
@matshidisomoloi4948 Жыл бұрын
Angazi lutho Nkosi, ngazi wena, bashilo odokotela ukuthi umyeni wami akananzalo, diagnosis was Azoospermia, kodwa mina Jesu ngazi wena 😭🙏😭🙏🙌🙌
@zolahlubi3716 Жыл бұрын
Praying with you ❤️
@Anny_Assy Жыл бұрын
Remember story sika Sarah and Hannah cc May God bless you with Boys and girls in the name of Jesus God already gave you❤
@qaphelambanjwa247 ай бұрын
Umuntu ungokaNkulunkulu and udalwe ngomfanekiso kaNkulunkulu, kuNkulunkulu kukhona ukuphila okupheleleyo. ireport yodokotela akuyiso ireport kaNkulunkulu, kunezinto ezingekho possible kodokotela but kuNkulunkulu konke kuyenzeka, themba ukusho kukaNkulunkulu, your case is not bigger than God. Let me share a testimony; in 2018 odokotela bathi isibeletho of my fiance silimele and siyavithitha siyadleka kumele sikhishwe, basho nokusho ukuthi she'll never conceive, bathi kumele sikhishwe ngoba uzoba ne cancer yesibeletho. She was in great pain and she was bleeding, she wanted to agree with the doctors, babesho ukuth it's an urgent matter & they were specialists. I said NO angavumi bakhiphe isbeletho sakhe! ngangisho njalo ngoba ngazi uNkulunkulu ongahlulwa lutho, uNkulunkulu odabula ulwandle kuvele indlela for his people, okhipha amanzi edwalweni, owenza imifula igeleze ogwadule, uNkulunkulu olalelwa yimvelo nendalo yonke, uyadala okungekho kubekhona, onke amadolo ayakhothama kuye, inzalo noma bangath ayikho odokotela kodwa uma ethi uNkulunkulu ikhona izobakhona, iZwi Lakhe linamandla liyaphila, izisekelo zomhlaba zimiswe yizwi likaNkulunkulu, To cut the story short, ngaphikisa report yodokotela, ngangavuma ukuth kukhishwe isbeletho sakhe, I went to God in prayer, praise and worship....,God restored her womb & in 2019 my fience conceived, in 2020 she gave birth to a health baby boy. God will intervene in your situation, pour out your heart to God, if bese ulahle ithemba ngizovuselela lona, put all your trust kuNkulunkulu.
@RoseSibongile Жыл бұрын
Oooooo God Waze wakhonzeka uThixo
@sibonisilenonyameko61892 жыл бұрын
Moyo ngcwele 🙌🏾🙌🏾🙌🏾nkosi asazi lutho sazi Wena
@Nolutando-e2j2 ай бұрын
Yhooo lo tata
@sanelecele7806 Жыл бұрын
Yhooo.....singayaphi uma singasuka kuwe
@WelekaziMakuzeni-fd3kl10 ай бұрын
Hyuuuuu sthandazela appetite yothandaza😢
@zandilephindile35322 жыл бұрын
Ah Nkosi Jesu syabonga 🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽♥️♥️
@nonduduzobukhosini770 Жыл бұрын
Izoba nini eka2023 inkonzo yaseNtabeni I wanna be there 😭😭😭
This past weekend besikwi spiritual conference eEastern Cape and pastor Hlengani was talking about the very same thing. Siyabonga kumoya oyingcwele ukusikhathalela kangaka, usikhumbuza ngomthandazo🙌🙌
Siyabonga Thixo for powerful message, kazi sothini kubantwana bethu ?? Our parents and grandmothers play their role well, sikhumbule Somandla, akusekho nasiguqo emakhaya!!!!