Umlando ngesibongo sakwaMbatha , kuchaza iNtungwa lasenhla kwaSokhumalo

  Рет қаралды 2,924

Kholo Khumalo TV

Kholo Khumalo TV

Күн бұрын

Пікірлер: 16
@bandilemthembu9344
@bandilemthembu9344 Жыл бұрын
ULuzumane uzala uMalandela nabanye engibabhale ngenhla bese uMalandela azale uZulu
@NyamekoShandu
@NyamekoShandu 2 ай бұрын
uLumazuamane uzala uQwabe wokuqala ozale uGumede ozale uMnguni wesithupha ozale uMalandela ozale uQwabe wesibili no Zulu. Yena uLumazuamane uzalwa uLufelelwenja ozalwa uMdlani wokuqala
@bandilemthembu9344
@bandilemthembu9344 Жыл бұрын
Cha mntungwa uyawugeja ekudeni umlando wakithi, uSontshikazi uzalwa uLuzumane ka Mdlani kaMnguni. USONTSHIKAZI uzalwa kanye noNtombela kanye noMalandela. Lungisa lapho Mntungwa. UNdaba kukhona ozalwa nguSontshikazi kanti kwaZulu kukhona uNdaba wakhona, ungabaphambanisi
@stephenmbatha8549
@stephenmbatha8549 3 ай бұрын
We Mthembu, Makukuthi uSotshikazi Uzalwa Luzumane Kusholokho Ukuthi Asiwona Amazulu Ngokuthi uZulu Uzwala uMalandela. Awucacise Mthembu
@nkululekomkhwanazi8678
@nkululekomkhwanazi8678 3 жыл бұрын
Siyabonga Mbulazi omnyama!!🔥🔥
@KholoKhumaloTV
@KholoKhumaloTV 3 жыл бұрын
Somkhele omkhulu !
@stephenmbatha8549
@stephenmbatha8549 3 ай бұрын
Manje Nakuthiwa uShandu Owa Mbatha uZulu AsahambaZe Kushiwo Kanjani Lokho Ekubeni uMtungwa Athi uShandu Wa Mbatha Isphunga Kuvikela uMkhonto We Silo uJama
@NyamekoShandu
@NyamekoShandu 2 ай бұрын
Yinganekwane leyo, uSontshikazi uMbatha izithakazelo zakhe ziyakufakazela lokho
@nsindisopraisegod4851
@nsindisopraisegod4851 Жыл бұрын
Ngiyabonga Kakhulu Mbulazi🙏🏻🔥
@KholoKhumaloTV
@KholoKhumaloTV Жыл бұрын
Nganeyakwethu
@ZikhonaMdleko
@ZikhonaMdleko Жыл бұрын
🎉❤Wow girls Seasons of the girls Seasons of the
@bandilemthembu9344
@bandilemthembu9344 Жыл бұрын
UNdaba wakwaZulu uzala uJama, uJama azale uSenzangakhona. Ulibo lwakwaZulu lumi kanje. UMnguni I uMdlani I ULuzumane I uMalandela, uNtombela, uKhomo, uMyende uSontshikazi I UMALANDELA I UZulu I UPhunga noMageba I UMAGEBA I UNDABA no Mpangazitha I UNDABA I UJama I USENZANGAKHONA I UShaka
@KholoKhumaloTV
@KholoKhumaloTV Жыл бұрын
uthi uLuzumane wazala uMalandela owaphinda wazala omunye futhi uMalandela? Kanti bangaki oMalandela? Cha Mvelase musa ukuwona umlando waseMambatheni . Uboke uxhumane noSenzo Mbatha uMfoka Khayikhayi eMthonjaneni uzokuklezisa ngomlando wakubo ngoba yena uyawazi , kwazise futhi owakubo akuwona owesinye isibongo
@bandilemthembu9344
@bandilemthembu9344 Жыл бұрын
Ngingowakwa Mbatha mina Mntungwa, bengizama ukukuqonqisa kuphela mfwethu. Umlando wasemaMbatheni ngiwazi njengoba ngizazi.
@Theexplorer744
@Theexplorer744 Жыл бұрын
@@KholoKhumaloTV hi guys, am busy trying to understand this too, because some sources say : Jama kaNdaba, but you and other sources say: Ndaba had Mbeje, Dladla, Shandu, Mbatha as hid sons.
@KholoKhumaloTV
@KholoKhumaloTV Жыл бұрын
@@Theexplorer744 Wena usho ukuthi awukaze uzwe kuthiwa Shandu ka Ndaba?Uboke uxhumane noSenzo Mbatha kuFacebook uzokukuchazela kahle
IMpofu
3:47
Kholo Khumalo TV
Рет қаралды 419
BAYGUYSTAN | 1 СЕРИЯ | bayGUYS
36:55
bayGUYS
Рет қаралды 1,9 МЛН
We Attempted The Impossible 😱
00:54
Topper Guild
Рет қаралды 56 МЛН
It works #beatbox #tiktok
00:34
BeatboxJCOP
Рет қаралды 41 МЛН
Iindaba zesiXhosa @19H00 l 18 January 2025
22:50
SABC Iindaba
Рет қаралды 31 М.
#reels #greenscreen #nature #tiktok
4:01
Tasi Dalimede
Рет қаралды 3,2 М.
Inside the V3 Nazi Super Gun
19:52
Blue Paw Print
Рет қаралды 2,6 МЛН
Incazelo ngeGalukuni
3:06
Kholo Khumalo TV
Рет қаралды 1,1 М.
A story about the beast in all of us. How to learn self-control.
15:01
Библиотека душеполезных поучений
Рет қаралды 45 М.
BAYGUYSTAN | 1 СЕРИЯ | bayGUYS
36:55
bayGUYS
Рет қаралды 1,9 МЛН