Umlando weSilo uMisuzulu kaZwelithini - Part1

  Рет қаралды 31,821

SABC Izindaba

SABC Izindaba

3 жыл бұрын

Kwezithinta ingonyama uMisuzulu kaZwelithini, uMntwana uZeblon kaNqama, usitshele ukuthi okwenzeke Kwakhangel'amankengane ngolwesihlanu, bekungukuziphinda nje komlando njengoba uhlala uba khona umsindo nodungunyane uma kubekwa iNgonyama. Lenkulumo siyiqoshelwe izolo ngu Nhlakanipho noSandile Ndlovu bas'Olundi.
Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba #KwaZuluNatalkuSocial Media.

Пікірлер: 23
@patiencehadebe4568
@patiencehadebe4568 3 жыл бұрын
Nakhoke kunjalo Baba impela siyavuma. Long live King Misuzulu!!! Sinawe ❤️😁
@nozipholegobye8659
@nozipholegobye8659 3 жыл бұрын
Siyabonga baba..bayadingeka abantu abazi umlando...kwehla namaphaphu
@zamanidlamini5774
@zamanidlamini5774 3 жыл бұрын
Kunjalo mntanenkosi, lapha kith Obuka livele lakhuphula amafu laduma layithela imvula. Ngikhuluma nje sisahlel ngomnyama abakwa eskom abakafik ukuzolungisa ugesi solokh wagcisha ngalolo langa. Asikhali thina, kepha sijabulela ukuphuma kwelanga lapha kwaZulu. Bayede MisuZulu, kaZwelithini ka Bhushobukhali.
@ziphomdluli
@ziphomdluli 3 жыл бұрын
Eish uThokozane yimpukane? 🥲🤣🤣🪰🪰🪰🪰🪰🪰🪰🪰🪰🪰🪰🪰
@ntombifikilepetronellamkhw3760
@ntombifikilepetronellamkhw3760 3 жыл бұрын
Kwabonga indlovu nebhubesi egcekeni🙌🙌🙌 kumenyezelwa uMisuZulu
@gugulethuzulu8971
@gugulethuzulu8971 3 жыл бұрын
Bayeeeede !! Uvukile uZulu
@zamokuhlekhwela
@zamokuhlekhwela 3 жыл бұрын
Zulu uyasabeka!
@nomondevena7713
@nomondevena7713 3 жыл бұрын
NamaZulu Avumile Siuibonile Imibane Nemvula Ngeke bakwenze Lutho," Khumbulekhaya emva, Misuzulu KaZwelithini mtshana waseMaLangeni KaNgwane Long Live
@zgmkwambo5306
@zgmkwambo5306 3 жыл бұрын
Akukhona kubo ungu Mzulu
@nomondevena7713
@nomondevena7713 3 жыл бұрын
OoKhumbulekhaya emba,zange baphatha naphina Khumbuleyakhaya ,Liphumilanga kwaZulu,umlanfo ngeke utshintshe Aah Misuzulu,KaZwelithini Sikhokele Zulu Bayede
@muziernestmagongo7355
@muziernestmagongo7355 3 жыл бұрын
Ngwane lomnyama
@zonkeqina5847
@zonkeqina5847 3 жыл бұрын
Misuzulu ka Zwelithini Nhlavu ye langa ekhanyise ngobu mnyama kwakhangelamankengana ncwadi edida amaxoki kwa Nongoma
@louissibusiso506
@louissibusiso506 3 жыл бұрын
Bayede uyizulu
@therealmncwanegwabeni7263
@therealmncwanegwabeni7263 3 жыл бұрын
Ngempela Mkhulu, liphumile ilanga, silalenfemvula, sivukengayo kwahlwa emini ngogqibelo ekusini ladumi Zulu. Kuhamba ngohlelo impela
@mnebzasa9653
@mnebzasa9653 3 жыл бұрын
Wayebeka yacaca mtomdala
@muziwesley5250
@muziwesley5250 3 жыл бұрын
Kudlula impukane nje mtaka Ndaba
@muziernestmagongo7355
@muziernestmagongo7355 3 жыл бұрын
Ngicela ukwazi ngiyitholaphi ephelele lenkulumo mpikiswano....
@adventuresinafricaandabroa1942
@adventuresinafricaandabroa1942 3 жыл бұрын
😅😅bese kumane kudiza impungane 🐝🐝🤭
@khayakhayelihle6327
@khayakhayelihle6327 3 жыл бұрын
MisuZulu
@mamanemlangeni6822
@mamanemlangeni6822 3 жыл бұрын
Bayede uyinkosi yama Zulu bayede Zulu
@simangelemthethewa559
@simangelemthethewa559 3 жыл бұрын
Yiqiniso bahede
@fosterkhumalo1885
@fosterkhumalo1885 3 жыл бұрын
Asethembe ukuth ekugcinen isimo sízobuyela esimeni bamemukele lo okhethiwe futh bameseke
@bhekumuzimdletshe6515
@bhekumuzimdletshe6515 3 жыл бұрын
Bayedee eNkosini yethu
Umlando weSilo uMisuzulu kaZwelithini - Part2
3:54
SABC Izindaba
Рет қаралды 7 М.
Izindaba zesiZulu @19H00 l  05 August 2024
18:31
SABC Izindaba
Рет қаралды 13 М.
Sigma Kid Hair #funny #sigma #comedy
00:33
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 40 МЛН
Can A Seed Grow In Your Nose? 🤔
00:33
Zack D. Films
Рет қаралды 29 МЛН
King Misuzulu ka Zwelithini Attends The #UKZNGrad2023
1:05
University of KwaZulu-Natal South Africa
Рет қаралды 109 М.
Amakhosi akwaZulu ngokwelama kokubusa kwawo
2:16
SABC Izindaba
Рет қаралды 37 М.
Izindaba zesiZulu @19H00 l  02 August 2024
23:58
SABC Izindaba
Рет қаралды 25 М.
Yilungelo Lakho | Tenant Rights
46:24
SABC Izindaba
Рет қаралды 805
BREAKING NEWS | Pietermaritzburg factory on fire
9:45
SABC News
Рет қаралды 20 М.
Izindaba zesiZulu @13H00 | 02 August 2024
23:06
SABC Izindaba
Рет қаралды 14 М.
ANC Briefing | Outcomes of Zuma's disciplinary hearing
38:03
SABC News
Рет қаралды 88 М.
Sibongile & The Dlamini’s Today 5 August 2024 Full
23:29
Mon Sokun
Рет қаралды 8 М.