Umndeni Uchaza Ngesihluku Kubulawa Indodakazi, Ibulawa Umkhwenyana Oyiphoyisa | Horrific Stories

  Рет қаралды 67,275

Dawud TV ZA

Dawud TV ZA

Күн бұрын

Ngicela weseke I-Dawud TV ngokuthi u-Subscribe ngokukhokha imali ongakwazi ukuyi khokha.
Uzokwazi ukuxhuamana nami, nokuthola ulwazi mayelana nezinto ezahlukahlukene ezithinta I-Social Media.
Izindaba uzozithola zivutha amalangabi.
To Join click here: / @dawudtvza

Пікірлер: 163
@DawudTVza
@DawudTVza 6 ай бұрын
Please Watch, Like Comment and share. If you have a story to tell. Whatsapp: 0651072007.
@AntonZwane
@AntonZwane 6 ай бұрын
Mamncane, Mamncane wabantwana siyakucela ungabakhohlwa abantwana bakho (badadewenu)..🙏
@lindiwemagubane9156
@lindiwemagubane9156 6 ай бұрын
UNKULUNKULU uzoba nawe sthandwa ungazilahli izingane ziphiwe wena cc uMOYA OYINGCWELE unawe
@GrandCentralPlace
@GrandCentralPlace 6 ай бұрын
Bantwana bami ningabe nisabalisa ukhona unkulunkulu,inhliziyo enecala engeke ikuthole ukuphumula,uyohlezi embuza ukuthi wangibulaleni ,amen
@LithaMsindo
@LithaMsindo 6 ай бұрын
Oh! my goodness, uxolo Msomi family kubuhlungu kakhulu,Xola Zulu,Ngwenyankomo,Tolokazi,Mchenge uBawo akuphe imihla emide ukhulise abazukulu booZulu nibambisene nomtshana ,uThobeka makaphumle ngoxolo kuba nakulandawo akuyo akenzanganto uzakumlwela uThixo kwesisigebenga sendoda.
@FikileMilando
@FikileMilando 6 ай бұрын
Thi story it's so painful umndeni uNkulunkulu anipholise noma kunzima i know the pain
@matshidisolamaphonya
@matshidisolamaphonya 6 ай бұрын
Ppl should learn not to stay in an abusive relationships this is so painful
@AndileMM608
@AndileMM608 6 ай бұрын
Men should stop being abusive
@nontandopehana6061
@nontandopehana6061 6 ай бұрын
What I gathered here is that she tried to walk away...This is so sad 😢
@Saysibiya1814
@Saysibiya1814 6 ай бұрын
noma kungathiwani but ngeke ngibulale intombi or mfaz wami never mina ncono ngikuyeke phansi
@ZandileKhwela
@ZandileKhwela 6 ай бұрын
UYINDODA KE WENA BAFO
@NonhlanhlaCatala
@NonhlanhlaCatala 6 ай бұрын
Ncesen mnden kwaze kwabuhlungu ngyaz ukuphola akuveli kumuntu kuvela kujehova ujesu uyinduduzo ephelele ngyaz ngenke kphole ngokushesha kodwa bekelan konke kujehov💔💔😭😭
@ThobekaNgcobo-h7o
@ThobekaNgcobo-h7o 6 ай бұрын
Askies Mama ,My Sister yhooo abantwana thixooo😢😢😢Skhumbule
@mondlinxumalo8234
@mondlinxumalo8234 6 ай бұрын
Ey amantombazane aryt avele atholane nezinja zabafana isihluku esinje ubulale umuntu wesimame uyindoda ,but awaqaphele amantombazane kuhlala othandweni kusephansi
@vistom5784
@vistom5784 6 ай бұрын
💔💔💔💔💔😭😭😭😭😭I remember when I was 6 years old namanje ngisasenaso isthombe silaBaba egxoba umama ebusweni ngembadada eselele phansi but ngenhlanhla umama wakhona ukuphunyuka wabaleka so nje abazali kubuhlungu ngathi mabexabana abantwana bengangababona ngoba kuba isthombe esingadluli😭😭😭😭😭😭
@DawudTVza
@DawudTVza 6 ай бұрын
It’s very sad V 😢☹️
@VeraMoiloa
@VeraMoiloa 3 ай бұрын
Sorry cc😢
@francinamokadi9295
@francinamokadi9295 6 ай бұрын
It's so sad.May God strengthen you and comforts you it's so sad😢😢😢
@nompumelelomdlalose9556
@nompumelelomdlalose9556 3 ай бұрын
Ncese cc you're broken.. Kakhulu futhi sengathi uNkulunkulu angakuqinisa... Nabantwana ba sis Thobeka noMa ngokunjalo nomndeni wonke, nje Aphumule ngokuthula uSis Thobeka.
@guguvidima
@guguvidima 17 күн бұрын
Mmmmm 💔💔💔😭😭😭😭😭😭uze uskhumbule Jehova kanti senzeni emhlabeni sibulawa kangaka
@phililehlengwa2823
@phililehlengwa2823 6 ай бұрын
Inhliziyo zethu azive zalimala kkhulu oku worse umkhwenyana siyamazi and cc Thobeka siyamazi 😢😢namanje sisabuza ukti kwenzakalani.
@thinamhlongo9048
@thinamhlongo9048 3 ай бұрын
Halala ngicela nihlebele abantwana umasebelele ukuthi uMawabo akasekho emhlabeni ngeke baphinde bambo futhike amaphoyisa abulala abantu bese bebalapha asangane futhi awazelaphi anequnga
@Mlungisifruit
@Mlungisifruit 6 ай бұрын
Kubuhlungu kakhulu okwenzeka ngendodakazi yenu Dudu mndeni wakwa Msomi uThixo abe nani anipholise amanxeba 👏
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 6 ай бұрын
Ewu bakwethu yaze yabhlungu lento,nceseni mndeni nkosi yam kodwa asale seyihlakaza kangaka ingane yabantu😢😢😢😢😢 oh my gosh this is really heart breaking 💔 😢 😭 kunzima ngempela bakithi what a trauma to the kids and the entire family.Hayi bo ayokhumula inkomo ekhweni uyahlanya lomuntu bekufanele afele ejele akuyena umuntu wokuhlala nabantu uyisilwane.yhooooooooo😮😮😮
@TebogoMthombeni-g3m
@TebogoMthombeni-g3m 3 ай бұрын
ooh God I pray for this family 🙏
@MzoxoloMthembu
@MzoxoloMthembu 6 ай бұрын
Kuyazwela kakhulu 💔😢 nceseni mndeni wakwaMsomi uJehova onezimpendulo nendunduzo ephelele..
@brendanomonde5728
@brendanomonde5728 6 ай бұрын
😮😮
@lindiwendebele7818
@lindiwendebele7818 6 ай бұрын
Mmmh very sad. Please arrange conselling for them😢
@buyiselwamateyise8881
@buyiselwamateyise8881 Ай бұрын
Uxolo cc umphefumlo wakho wonakele ngo sister wakho Kodwa ndicela uxole.Abantwana bazokomelela xa bebona womelele yomelela Nana.Uzikhulisele abantwana baka sister wakho ubanyamezele ngoba xa bekhula banganazo imistake ubanyamezele sicela uThixo abenabo ubakhulise nabo bafumane uxola ngalemeko.
@MtimkuluDywili-d4p
@MtimkuluDywili-d4p 3 ай бұрын
It's painful people must learn not to stay in a wrong relationship because of money
@NondumisoNgcoboSouthAfrica
@NondumisoNgcoboSouthAfrica 5 ай бұрын
Mmm this is soo sad!! I'm heart broken.....unkulunkulu engathi engagcina abazali ba Thobeka ikuze bakhulise ingane zakhe....Hope the whole family heals and finds peace over time 🙏🙏
@mothusiemangerican7682
@mothusiemangerican7682 6 ай бұрын
Painful story😢😢
@Kamthembu
@Kamthembu 6 ай бұрын
nceseni mndeni. umngani wami wadivosa emva kokushaywa ngempama
@nonhlahlanyathi8126
@nonhlahlanyathi8126 6 ай бұрын
Mina angisazi abantu besilisa bangabantu noma bazilwane leyondoda idinga I death penalty ayibuye lesosigwebo siryt kubantu abenishluku ungabulala umfazi kanje umuntu ongenawo ngisho amandla okulwa yoo!
@guguvidima
@guguvidima 17 күн бұрын
Aweeeemah ngaze ngabuhlungu💔💔💔💔💔💔ngaze ngazisola ukt ngilaleleleni indaba ebuhlungu kangaka😭😭😭😭😭😭
@ZenzaminaSeminahMkhize
@ZenzaminaSeminahMkhize 6 ай бұрын
kwaze kwabuhlungu jesu 💔😭
@MagdaleneSongame
@MagdaleneSongame 6 ай бұрын
Condolences family...😢😢
@NcamisileNgcobo-x9y
@NcamisileNgcobo-x9y 6 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu amadoda ayasihlukumeza sabantu besifazane syacela umthetho udlale indima yawo leliphoyisa fanele lithole dilika Jele ngoba uyawazi naye umthetho.ingane bandla cela bandla nizinike uthando namaste physiologist ukuze zibe ryt
@AndileMM608
@AndileMM608 6 ай бұрын
Awasekho amadoda
@lindiweduma7230
@lindiweduma7230 3 ай бұрын
ufundise ingane yakho izobulawa yinja engafundanga yephoyisa elino matric kuphela
@GugulethuNxumalo-v7j
@GugulethuNxumalo-v7j 6 ай бұрын
Jaaaah neehh kwaze kwanzima Jehova ngoba siyafa sifela phez kwegama elith uThando😢😢😢😢
@lindiwemagubane9156
@lindiwemagubane9156 6 ай бұрын
Waze wayisilwane lomthakathi ozofela ejele isphukukphuku nx😢
@LondiweSithole-k5u
@LondiweSithole-k5u 6 ай бұрын
Mommy kwaze kwabuhlungu akathole dilikajele loskhotheni. Para lephoyisa, eliyisdakwa yazi uyanginyanyisa bekuyisehluleki sendoda lesi.
@bonisilekhuzwayo2470
@bonisilekhuzwayo2470 6 ай бұрын
Yaz yayinja indoda😭😭😭
@NancyKwaziwa
@NancyKwaziwa 6 ай бұрын
💔💔💔💔💔
@virginiamanyela
@virginiamanyela 6 ай бұрын
Family sorry for everything and please granny talk to your grandchildren try to explain to them about death I know that feeling your storie it's like mine my daughter was killed by her boyfriend and killed himself and they left a daughter by then she was 3yrs now she is 11yrs please cc take them to counceling the guy was a police officer and my daughter was a teacher we are from Gauteng and the girl was killed in Free State where she was working as granny please be strong for them because they need you God is our healer just accept that she is gone and everyday read your Bible that's what helped me tell God that you are in pain you want him to heal you and your family and please accept your loss he is there for you otherwise you will die and leave those kids alone be careful of heart attack please accept cc God loves you and your family everything happens for a reason God knows everything Usazi singe kazalwa nale uyazile
@thobilemtshali359
@thobilemtshali359 3 ай бұрын
Wuu kwaze kwabuhlungu may her soul rest in peace
@BongyMveee
@BongyMveee 3 ай бұрын
ngaze ngabuhlungu ngoba ngangimazi uThobeka😢😢😢
@NcamisileMtolo
@NcamisileMtolo 6 ай бұрын
Mawunemali awuboshwa
@bongeduma7142
@bongeduma7142 6 ай бұрын
uNkulunkulu abe nani, anipholise amanxeba. Niduduzeke ningumndeni, alale ngoxolo uThobeka.
@duduzilemzizi1194
@duduzilemzizi1194 6 ай бұрын
Time heals Msomi family,Le impi akuyona eyenu yeyaphezulu,Kuzodlula cc,Oh iingane zakhe bantu nizinakekele
@julietndaba4517
@julietndaba4517 6 ай бұрын
Phephisani nonke mndeni wakwa Msomi, kunzimaaa😭💔
@DuduzileZwane-i4q
@DuduzileZwane-i4q 6 ай бұрын
Ubuhlung obuzwiwa ilomndeni bakit uNkulunkulu abe nani aniqinise 😢uti uyilalele lendaba kwehle iznyembez 💔💔.. apumule ngobuhle 🙏
@Zaneleniza
@Zaneleniza 3 ай бұрын
Mmmmmm yaze yabhlungu into ey kubuye kube iphoyisa ke azinanembeza lezozinto 💔
@RefilweChuene-v1n
@RefilweChuene-v1n 20 күн бұрын
Oh my God have mercy for this family 😢is too much my God 💔
@lynettmhlanga7012
@lynettmhlanga7012 6 ай бұрын
This is so painful 💔
@manelisjersiaaquarius2730
@manelisjersiaaquarius2730 6 ай бұрын
Kubuhlungu akukholakali bahlali...let ther b inner peace...grieve &hv time to heal >>>RiP Thobeh.
@nomfundongcobo4145
@nomfundongcobo4145 6 ай бұрын
This is too painful 💔💔💔
@nhlanhlazitha5660
@nhlanhlazitha5660 6 ай бұрын
💔💔💔Isihlungu esingaka Ayi😢
@nomusabuthelezi759
@nomusabuthelezi759 6 ай бұрын
Rest in peace Thobeka 💔💔💔
@londymathonsi4813
@londymathonsi4813 6 ай бұрын
This is sow painful 😢😢😢😢😢😢
@AffectionateCobra-tb7xj
@AffectionateCobra-tb7xj 6 ай бұрын
I'm crying right now cause umancane wam wabulawa indoda yakhe phambi kwengane yabo wadubula nayo ingane ikhona even now kusabuhlungu.
@VeraMoiloa
@VeraMoiloa 3 ай бұрын
Yhooo phephisa 😢😢
@MamaYasin
@MamaYasin 3 ай бұрын
Mhhh umbulalelani nje ay 😢
@ivyzuma4423
@ivyzuma4423 6 ай бұрын
Phephisa mndeni uNkulunkulu anithobe amanxeba
@BongiweNjabada
@BongiweNjabada 2 ай бұрын
Uxolweni kwaze kwabuhlungu
@innocent3849
@innocent3849 5 ай бұрын
Ngokuzehlisa okukhulu Maka phumule u dadewethu unkulunkulu uyena okwaziyo khona izinto eyningi ezisemnyameni esingazazi unkulunkulu makangenele apholise amanxeba hhhh
@ghettomedia5594
@ghettomedia5594 Ай бұрын
ncesi make kubuhlungu😢😢😢
@NtombifuthiDlamini-l3v
@NtombifuthiDlamini-l3v 3 ай бұрын
Intambo yayifuneka kubantu abanjena
@thembindlela9678
@thembindlela9678 6 ай бұрын
Kwangathi lesosigebengu singafa siselapho ejele isilwane sangempela, engabe lengane yayisiboneni lesingcoli
@kwanelenyathi6762
@kwanelenyathi6762 6 ай бұрын
Did these kids get counseling
@gloriamkhize2485
@gloriamkhize2485 6 ай бұрын
Dadewethu , ngiyazwelana nani njengomdeni ngokuhanjelwa isibani sezwe assume othisha bonke baletha ukukhanya esizweni. Kubantwana bahlebeleni ebusuku uma sebelele ngakhula kwenziwanjalo . Bazooka.💔💔💔
@ncengimthembu2799
@ncengimthembu2799 6 ай бұрын
Shame poor kids and family,uNkulunkulu uyimpendulo yakho konke.
@NontobekoNosipho
@NontobekoNosipho 3 ай бұрын
Mmmh Nkosyam 😢
@ZozoMagubane
@ZozoMagubane 6 ай бұрын
😢😢😢😢😢😢😢sametimes into eyenza singasuk kulez lwane zethu ngob sisuke sizazi fut nani bazali niyasxhwayisa ngazo😢😢 sisuke svikela nina course bayakwaz ukusitshela ukut ngzoqeda ngomden wakho lapho ke sivuma konke 😢😢 ngob lo cc ufele emanyalen fut ikhona into ebike imrshele ukut 1day uzongbulala lo munt wam 😢😢 ezinye zezizathu ukut athathe abantwana athi abayohlala kube asale yena nale monster bo2😢😢 nokut afake amantombazane endlin ekhon uThotho ay ngob bephansi uThotho ingob bazi ukut if e complain izothin impendulo 😢 saze sangkhalisa i story😢
@ntombintombi6098
@ntombintombi6098 6 ай бұрын
I'm also traumatised by mere watching this video 😢. May God grant your family his comfort and we pray for justice to prevail
@NcamisileMtolo
@NcamisileMtolo 6 ай бұрын
Mmmm nceseni mndeni wami uNkulunkulu ukhona futhi uzophendula akafuneki umuntu ungile kulomhlaba kungcono ubishiwe lomgulukudu kodwa kuhlungu mmmm😭😭😭😭😭
@gumanguzman_loera
@gumanguzman_loera 3 ай бұрын
Mmmh nkosyam ei phephisani bo singila...kwaze kwabhlungu😢
@jabusikhakhane1465
@jabusikhakhane1465 5 ай бұрын
Eish nkoc yam kwaze kwabuhlungu, engathi singayikhulekela yomibili lemindeni, owakubo ka Thobeka, kanye nowomnyeni wakhe, ngoba umndeni awunacala, njengoba indodana yabo ibhadle ejele, nabo balahlekelwe, nxese mindeni,
@thobilemtshali359
@thobilemtshali359 3 ай бұрын
Ei akuve benomona jesoo ngyabonga nje ngphume ngphila otherwise bengzohamba ngebhokisi sengbheke eNewcastle
@ThandazaniNcube-n5d
@ThandazaniNcube-n5d 6 ай бұрын
Ya kwababuhlungu lokhu
@NothandoDuma
@NothandoDuma 3 ай бұрын
Ewu cha 😢😢😢
@Nelisiwemkhize-b4r
@Nelisiwemkhize-b4r 6 ай бұрын
Umuntu oshawayo akadeli udela ethuneni uyaphi kumuntu okushayayo lokhu umlandela
@Kamthembu
@Kamthembu 6 ай бұрын
umngani wami washaywa umyeni wakhe ngempama wavuka ngakusasa wayodivosa
@GloriaSanele
@GloriaSanele 6 ай бұрын
So painful 😢😢😢😢
@bozzayammhlongo760
@bozzayammhlongo760 6 ай бұрын
Mmmm what a sad story ayi kunzima kwa relationship it's worse nishadle lomuntu okumele akuvikele ubalawe uyena.Dilika jele umfanele
@HloniphileDlamini-qj7ro
@HloniphileDlamini-qj7ro 6 ай бұрын
This is so hurting nkosyam... Phephisan 😢😢
@mpindakunene2103
@mpindakunene2103 6 ай бұрын
PHEPHISA BAKITHI KUBUHLUNGU MAH NOCC BEKANI ITHEMBA ENKOSINI.
@snenhlanhlakhumalofitnessc7312
@snenhlanhlakhumalofitnessc7312 6 ай бұрын
This was very painful to even witness it
@DawudTVza
@DawudTVza 6 ай бұрын
Ei bafo ibuhlungu lendaba
@nthabisengmoso1047
@nthabisengmoso1047 3 ай бұрын
It's painful 😢
@pumlamagula1199
@pumlamagula1199 5 ай бұрын
Ohhhh!!!! Lord it is soo painful 😭😭😢
@lindiweduma7230
@lindiweduma7230 3 ай бұрын
Manje asiboshwanga lesigebengu
@ntombisibanda7508
@ntombisibanda7508 6 ай бұрын
😢kwaze kwazwisa usizi mmmmh😮
@NokwaziMakukula
@NokwaziMakukula 5 ай бұрын
Eish yaze yabhlungu lendaba phephisani mndeni wakwaMsomi💔 isilwane sangempela lesi and he deserves to rot in jail. I really feel your pain💔😭
@Buhlemathayi
@Buhlemathayi 4 ай бұрын
Condolences to the entire family, may God comfort you
@NtokozoGumede-h2s
@NtokozoGumede-h2s 6 ай бұрын
Kubuhlungu kakhulu,kube kuyenzeka kutholakale imali niye kumuntu wesintu nimhlanyise noma nimenze into ebuhlungu
@Kamthembu
@Kamthembu 6 ай бұрын
iqiniso lelo
@nomfundomanqele7211
@nomfundomanqele7211 3 ай бұрын
u Nkulunkulu ukhona.......maka phumule ngokuthula 🤍😭🕊️ akusenani.
@nokuthulamathe1617
@nokuthulamathe1617 6 ай бұрын
Kwaze kwababuhlungu kodwa asibhekiseni konke kumdali😢😢😢
@BusiMthethwa-x7j
@BusiMthethwa-x7j 3 ай бұрын
Langcina kuphi.phoyisa
@ThainahNgobeni
@ThainahNgobeni 2 ай бұрын
😢😢😢😢nkosi yami
@mazandlovu8174
@mazandlovu8174 6 ай бұрын
phephisani mndeni its a sad story god should make you strong kwabuhlungu shame ukuthi sekwaba nanamadimoni ezichitho mndeni amadimoni ave esebenza asihlale vemkhulekweni
@jabusikhakhane1465
@jabusikhakhane1465 5 ай бұрын
Sengathi uNkulunkulu angangenelela, lento yesenzo esibi kangaka ingadluleli ebantwaneni
@DeoNtombela-vw2xh
@DeoNtombela-vw2xh 6 ай бұрын
Usizi lolu nkosi yami
@khanyisilenyaweni7882
@khanyisilenyaweni7882 6 ай бұрын
😭😭😭😭ayifele jele lenja
@noziphokhanyile133
@noziphokhanyile133 6 ай бұрын
Kwaze kwanzima ukuba umuntu wesifazane kulezinsuku esouth Africa kazi sobalekelaphi.....phephisani mndeni kwenindlulekukho uThixo ukhona futhi unibeke ngenhloso yokuthi nizobakhulisa abantwana😢
@kamogelomadia6272
@kamogelomadia6272 6 ай бұрын
RIP Thotho 🎉😢
@MpumyMpumy-oe7he
@MpumyMpumy-oe7he 6 ай бұрын
mmmm kwaz kwabuhlung nkoc yam ...phephisan bakith😢😢
@KhanyiMfekayi
@KhanyiMfekayi 6 ай бұрын
Eyi yaz 💔💔💔 ngaze ngabuhlungu💔💔💔
@ntobekonolwazi4502
@ntobekonolwazi4502 6 ай бұрын
asicabangele abazali bethu ubuhlungu abayobuzwa usubulawe indoda indoda ekuhlukumezayo phuma shiya phansi futhi ungamtsheli umuntu ukuthi kuphelile nyamalala resolute kwenye indawo for safety RIP kuThobeka
@nosifisokhoza8510
@nosifisokhoza8510 6 ай бұрын
This is very sad for the little ones,people should learn not to stay on a abusive relationship n our family when they see n know that their loved ones are sitting on abusive relationship they must report it to police station,if nothing has done they stand up n try by all means to meet bheki cele
@irissibanda3502
@irissibanda3502 6 ай бұрын
This is heartbreaking 💔
@NomusaMbhamali
@NomusaMbhamali 6 ай бұрын
Gudnyt thobeka ujehova akubheke
Players vs Corner Flags 🤯
00:28
LE FOOT EN VIDÉO
Рет қаралды 86 МЛН
Worst flight ever
00:55
Adam W
Рет қаралды 36 МЛН
How To Get Married:   #short
00:22
Jin and Hattie
Рет қаралды 27 МЛН
Spongebob ate Patrick 😱 #meme #spongebob #gmod
00:15
Mr. LoLo
Рет қаралды 21 МЛН
Amagugu - Full Episode 1: Thato Mokoka
24:19
Amagugu TV
Рет қаралды 75 М.
Bagangile omama beGokwe
5:42
uMthunywa Zimpapers
Рет қаралды 4,5 М.
#trending #mojalove #mamazala MAMAZALA|S21 EP5 (28/09/24)
22:57
Let's catch_up
Рет қаралды 31 М.
Amagugu - Full Episode 2: Neo Moyo
24:56
Amagugu TV
Рет қаралды 43 М.
ufuna usizo othwele nge contract Yempilo yemnyaka azoyphila
28:31
Players vs Corner Flags 🤯
00:28
LE FOOT EN VIDÉO
Рет қаралды 86 МЛН