Umnikazi womsebenzi (wesikhwama) uyazifihla kungaphela 10 years engakunikezi igama lakhe

  Рет қаралды 636

Emandulo TV

Emandulo TV

Күн бұрын

Пікірлер: 10
@khanyisanisiyabonga7809
@khanyisanisiyabonga7809 4 ай бұрын
For whatever reason, your videos avele anembe, ayayithola indawo yawo. uyabona umuntu futhi into mayeyiphiwe, noma eyithunyiwe❤❤
@VuyisileSalomane
@VuyisileSalomane 5 ай бұрын
Bayede Ngonyama hhayi bo!!!yazi namuhla ngithola zonke izimpendulo zemibuzo ebenginazo bangithumelele wena khehla ukuthi uzongilamulela yazi bekungikhathaza kakhulu ukuthi umnikazi walomsebenzi ngubani kodwa namuhla ngiyitholile impendulo 😮isandla sindlula ekhanda mkhulu Bayede Ngonyama 🙏🏼👏
@maroxmysta
@maroxmysta 5 ай бұрын
BAYEDE, siyathokoza nathi mkhulu sibonge ukusicobelela ulwazi🙌
@thokozilegumede4865
@thokozilegumede4865 5 ай бұрын
Iqiniso engilihambayo leli
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 5 ай бұрын
BAYEDE MKHULU KWANDE WAYICHAZA INDABA EJULILE KHEHLA KWANDE
@thokozilegumede4865
@thokozilegumede4865 5 ай бұрын
Ijulile le injengoba eyichaza, umnikazi womsebenzi uyazifihla ngezizathu eziningi. Ezinye usezichazile uMkhulu, kodwa okokugcina usuke ekukhulisela ukuthi mhla every kuye ngokuthi uvela kanjani, ube usuqinile, usunesibindi sokubhekana naye
@EmanduloTV
@EmanduloTV 5 ай бұрын
Bayede 🙌🏿 Injalo mntomdala. Abanikazi bomsebenzi banolaka kakhulu so njengoba usho nje ngeke umelane nolaka lwabo uma usaluqala uhambo, kungcono uma bethumela. Makwande🙏
@portiamoyana818
@portiamoyana818 5 ай бұрын
Bayede khehla 😢
@EmanduloTV
@EmanduloTV 5 ай бұрын
Bayede Ngonyama 🙌🏿
@langaelihlemakhoba1726
@langaelihlemakhoba1726 5 ай бұрын
Bayede mkhulu ngokukhulu ukuzithoba, nami ngike ngaba neObsession yokumbona umnikazi womsebenzi, ngingakamazi ukuba ungumnikazi womsebenzi wayevela emva kwesikhashana kodwa mhla ngifunda ukuba nguye umnikazi wawo wavele wavele wanyamalala, ngaqala ukuzibuza ukuba usakhona na, ngisho mangikhuleka ngiphahla ngisho ukuthi sekunesikhathi ngagcina ukumbona. Ngabe kuliphutha ukuba nembuzo eminingi because kulendlela bengizitshena ukuthi kubalulekile ukuzifuna njengabantu ukuba kahle kahle singobani, sihamba nabanjani nanokuthi nabo babephila kanjani?
Faith and Trust in the Lord. proverbs 3:5-6
44:37
Trumpetist of True Gospel
Рет қаралды 9
UMfundisi oyiNyanga? - (Inyanga enesonto)
15:13
Emandulo TV
Рет қаралды 775
Jaidarman TOP / Жоғары лига-2023 / Жекпе-жек 1-ТУР / 1-топ
1:30:54
Какой я клей? | CLEX #shorts
0:59
CLEX
Рет қаралды 1,9 МЛН
Who is More Stupid? #tiktok #sigmagirl #funny
0:27
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 10 МЛН
Can siblings share one dlozi?
25:56
Emandulo TV
Рет қаралды 936
Iyeza le bekelo/umeqo | including ibekelo eli dala
12:59
Vusilanga lase Lenge
Рет қаралды 23 М.
Babu Dokotela Tv Show   |   Inyanga Magwaza
28:33
Babu DokotelaTV
Рет қаралды 1,7 М.
Ezamzukwanwa - Izibongo Zenkosi uShaka
4:28
Home Of House Music
Рет қаралды 874
Isithunywa - The Art of War
14:02
Emandulo TV
Рет қаралды 1,1 М.