UMphako imbongi izo Xolisa ku Dr 3 Seconds

  Рет қаралды 123,886

Esimanzonzo News Channel🎤📰

Esimanzonzo News Channel🎤📰

Күн бұрын

Пікірлер: 107
@SomXee
@SomXee 3 жыл бұрын
Uma umuntu ebonisa ukuzithoba, asikho isidingo sokulokhu ukhuluma izinto eziningi. Suka!
@ubukaonline9733
@ubukaonline9733 3 жыл бұрын
Akamshaye Ngoba bayadelela Kuma social media
@sizwemyeni4976
@sizwemyeni4976 Ай бұрын
Kuhle mkhulu Kumele bazi ukt abantu abadala bayahlonishwa, kuyisifundo nakwabanye abangahloniphi
@MzwandileNgwazi
@MzwandileNgwazi 3 ай бұрын
Nizoyeka ukusanganiswa o-social media,nibasebenzisa ngendlela ebhedayo
@ThembinkosimicroVukaphi-po2ow
@ThembinkosimicroVukaphi-po2ow Ай бұрын
Wayengabinasgodlo uKing ngaleskhathi ngiyakhumbula❤❤❤
@Doningo-o1d
@Doningo-o1d 4 ай бұрын
Isalute you baba❤❤ washing from mozambique ngiyawa funa lawo mandla baba kuwe
@Umgqilazi_Wazo
@Umgqilazi_Wazo 3 жыл бұрын
"Ufuna ukuthi ubuye uzokwelusa noma usayofuna izinto zokwelusa?" 🤣🤣🤣🤣
@sgiyangengomayoutubechanne291
@sgiyangengomayoutubechanne291 3 жыл бұрын
Nithi bayede u 3 👌 hhay madoda
@bhekumdenimdlalose1611
@bhekumdenimdlalose1611 5 жыл бұрын
Ukuzehlisa uxolise uma wenze iphutha into enesibusiso phakathi. Syabonga isinyathelo sakho mfo
@sandilehlongwana5375
@sandilehlongwana5375 5 жыл бұрын
'Hlonipha Uyihlo Nonyoko Ukuze Izinsuku Zakho Zande Ezweni' kuyahlonishwa lapha emhlabeni zinsizwa singakhohlisani ubunsizwa obethu uma sihlangene hhay kubantu abadala!
@mondetshona5922
@mondetshona5922 5 жыл бұрын
aww sambongela umfana sibulela kokhokho aww mhle udr3 second 👏👏👏
@zikode9970
@zikode9970 5 жыл бұрын
Yekani ukwedelela abantu abadala zinsizwa zakithi. Akube isifundo lokhu okwenzeke kulomfwethu ukuthi umuntu omdala uhlonishwa ngisho ngabe kuthiwa ukusiphi isimo
@sbusisofortune161
@sbusisofortune161 5 жыл бұрын
Noma ungalufuna udumo kodwa lokho kumele kube yisifundo sokuthi inhlonipho iba nayo noma ngabe uzithwele kanjani
@Unex-Productions
@Unex-Productions 2 жыл бұрын
Uyangihlekisa u Dr 3 second 😂😂😂😂😂😂
@sabeloijongo6514
@sabeloijongo6514 5 жыл бұрын
Awu madoda unyawo zengane zyadela ngoba zyasgxoba isbumbu sikanina ,uphahla phahla masimba ehle ngomlenze umphako ongadliwayo NGO ba kube uyadliwa ngabe kade waqumba ezswini zonyoko ,awumyeke mkhiluu lowo liseningi igwegwe okmele alqondise benomthandeni ,ngyamxolisela
@maqilidladla319
@maqilidladla319 5 жыл бұрын
Amageza amahle
@mlu80
@mlu80 5 жыл бұрын
Hhay first time ngimbona lo Dr ngyamthanda upheth I stayela. Bagwebe dokotela yinhle lent oyenzayo ukuxola uma exolis umfan' omncan
@musambhele9447
@musambhele9447 2 жыл бұрын
Kade aqala ukugqilaza umkhulu🤣🤣🤣
@ManJay3220
@ManJay3220 3 жыл бұрын
Uyphethe iympahla zokwelusa???
@wandilerhchiyaar7228
@wandilerhchiyaar7228 3 жыл бұрын
So nice
@shaunjona6098
@shaunjona6098 3 жыл бұрын
Ai Ngyamhlonipha Dr 3 Seconds yoooo😭😭😭😭😭😭😭
@lindokuhlekwazikwakhe9468
@lindokuhlekwazikwakhe9468 5 жыл бұрын
Nami ngyaxolisa kumkhulu u Dr 3 second
@ubukaonline9733
@ubukaonline9733 3 жыл бұрын
Bashaye
@thabongwenya7980
@thabongwenya7980 5 жыл бұрын
Zinjalo..into zomshikashika...ekugcineni zoba wedwa embuzweni ngeliny'langa....yin makunje😥😥😥😥😥
@promisekhoza9764
@promisekhoza9764 5 жыл бұрын
Into yomuntu umhluzi wempisi umuntu ukuxolela ngento ephathwayo, Jehova kuphela othethelela ngaphandle kwezaba.
@syakhathi5438
@syakhathi5438 5 жыл бұрын
Ngiyazwelana nawe nsizwa ngiyacabanga ukuthi usitholile isifundo sokuthi akukhulunywa noma yini kumuntu omdala
@erickumalo2372
@erickumalo2372 2 ай бұрын
Kugqilazwa amanga
@sbongisenisboh7391
@sbongisenisboh7391 5 жыл бұрын
Siyamxolisela baba kodwa imbilento eyenzekayo kodwa mpako khululeka mfw2 kuzodlula noma kunzima.
@zakhelesibiya7044
@zakhelesibiya7044 5 жыл бұрын
ukuba kuya ngami bekufanele ukhathale ukushova ushuni wokungahloniphi bafowethu ngenhlonipho siyokhula kodwa uma singahloniphi siyohamba skhala kanje uyahlonishwa imuntu uma emdala
@snothinsele7343
@snothinsele7343 Жыл бұрын
Wasbona iskibha sakho
@vusi3685
@vusi3685 3 жыл бұрын
Awu mkhulu mxolele
@Sizwe0017
@Sizwe0017 4 жыл бұрын
Ngangazi kunjalo kubafana abadlalela kubantu abadala usekuphi umngan wakhe manje umthandeni useyedwa mnje yeyi uzokugqilaza umkhulu we mfana
@thulanimfana5108
@thulanimfana5108 5 жыл бұрын
Uxolisile yin ku khuzan uhlonywekiswa wumthandeni
@mvezenikhuzelihle2125
@mvezenikhuzelihle2125 5 жыл бұрын
Udakiwe wena sfebe kuxoliswani kuKhuzan uxolisa nini yena
@lusandaflepu9679
@lusandaflepu9679 3 жыл бұрын
Luhle uxolo
@lwazim8061
@lwazim8061 5 жыл бұрын
Dix' elimadixa elidixazele kwa Gqirha u3 Seconds. Baxelele ukuba awuna bhokhwe, awuna gusha kaloku ubhatalwa ngotywala xa ugqibothuka abantu kwezi ngoma. Isandla sika tatu 3 Seconds siyabusisa ingakumbi xa sikufikela ebusuku wedwa ulele bengasekho aba bakuqwhabelayo emini.
@lillyxanga7395
@lillyxanga7395 5 жыл бұрын
kahle kahle lo 3second bakwethu owakuphi la edabuka khona? is he from KZN? Ayy mina bengizwa ngaye as inyanga esizayo edumile manje le yama lumbo cha bakithi angeke yamdumisa kahle neze!
@ubukaonline9733
@ubukaonline9733 3 жыл бұрын
Empangeni emevamhlophe after old empangeni milling kune bhodi elibhaliwe kuthi Dr 3 second ngaphambili
@siyabongadankie3808
@siyabongadankie3808 5 жыл бұрын
Ngsacela ningiphe inombolo engingathola khona uMkhulu..ngicela niyishiye khona la..ngyamdinga kakhulu umkhulu
@Gwevanenxiwa
@Gwevanenxiwa 5 жыл бұрын
Izinkomo zikaMkhulu zeluswa ngumlungu.......!!!!!
@Gwevanenxiwa
@Gwevanenxiwa 5 жыл бұрын
Baphi laba ababemhlahla lomfana.... sengisho phela bona oS'shoda ngelokkhunjani
@khulethandazani5955
@khulethandazani5955 4 жыл бұрын
Uyaphapha lomasaka kaDunudunu nobubi
@wisemanbuthelezi9986
@wisemanbuthelezi9986 4 жыл бұрын
ngyakubongela nsizwa esencane ngokukuxolela kuka dokotela nangelinye ilanga ungaphinde
@Umgqilazi_Wazo
@Umgqilazi_Wazo 3 жыл бұрын
"Uzolusa 3 days ukhiphe izimbuzi"- Dr 3 seconds.
@patxalipipatxalipi4334
@patxalipipatxalipi4334 5 жыл бұрын
Ukupi ne Ndawu lo baba Ngiyamdinga Azofundisa omunye isfundo.
@ubukaonline9733
@ubukaonline9733 3 жыл бұрын
Empangeni emevamhlophe after old empangeni milling kune bhodi elibhaliwe kuthi Dr 3 second ngaphambili ube sewulilandela.
@sizwevukani8764
@sizwevukani8764 5 жыл бұрын
Akudlalelwa kubantu abadala NAKANCANE nje.....
@siyabongamoyo4177
@siyabongamoyo4177 5 жыл бұрын
Ngicela onolwazi lokuthi ngingamthola kanjani u Dr engisize 0845108740
@zikode9970
@zikode9970 5 жыл бұрын
Obheka isihloko esithi kwasukasukela ku youtube. Uzombona uthole ne number yakhe ikhona
@luvunoluvuno5907
@luvunoluvuno5907 5 жыл бұрын
Nami ngiyafisa kuhlangane nawe 3second ngisizakale
@siyabongamoyo4177
@siyabongamoyo4177 5 жыл бұрын
Luvuno Luvuno nami yaz .sewamthola?
@ntandazomrmlondleniza5604
@ntandazomrmlondleniza5604 5 жыл бұрын
nomabengenzani ngiyakwethemba wena mkhulu3seconds
@hloniphanindlela3292
@hloniphanindlela3292 5 жыл бұрын
Umphako into edliwa ngendlela..awufiki nawo lapho uyakhona ngoba uuzomosheka manje nawe ndoda ungumphako weskhova siphi njengoba uguqe wedwa'nje..kunjalo'ukphapha nokudonsana kogandaganda..khalakatha emaweni ngoba nizinhlanya anikhuzani.
@Nongalo
@Nongalo 5 жыл бұрын
hahahahaha lol eyi madoda
@vusi3685
@vusi3685 3 жыл бұрын
DR 3 SECOND
@mfanafuthimkhwanazi7011
@mfanafuthimkhwanazi7011 3 жыл бұрын
Wayekuthakatha
@mdubkhumalo
@mdubkhumalo 5 жыл бұрын
Waze waluthwal ugodo Mphako
@sihlenkwanyana4516
@sihlenkwanyana4516 5 жыл бұрын
angfikholwa kodwa yazi
@AwakhiweMthembisi
@AwakhiweMthembisi 3 ай бұрын
😅
@witnessndawana2401
@witnessndawana2401 5 жыл бұрын
Kkkkkk akahambe ayokwelusa amazinyanoooo kkkkk.
@zamokuhlesiyand4696
@zamokuhlesiyand4696 5 жыл бұрын
King Dr 3 Second salute utholakala kuphi umkhulu 🙌🤔
@lindokuhlesimphiwe6832
@lindokuhlesimphiwe6832 5 жыл бұрын
Uzolunga uhamba uhlohlwa ngabantu Mphako idlozi liyahlonishwa ngikutshele loMthandeni wakho naye uzokhathala ngiqinisi.
@ayandajimmy4131
@ayandajimmy4131 5 жыл бұрын
Empangeni ematshamhlophe
@nomathembanosipho1694
@nomathembanosipho1694 5 жыл бұрын
Mina ngike ngibone amabhodi ngapha Empangeni ngathy hlala khona
@zulumjabuliseni1891
@zulumjabuliseni1891 5 жыл бұрын
Ngyaxolisa mkhulu
@fanelepepegodide276
@fanelepepegodide276 4 жыл бұрын
Lool🤣🤝
@sphamandlaslomo4704
@sphamandlaslomo4704 4 жыл бұрын
Inhlonipho ibalulekile ndoda
@lingtonkhumalo8014
@lingtonkhumalo8014 13 сағат бұрын
Iyagqilaza ke lento😅
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 5 жыл бұрын
Kushoda lo Mthandeni Manqele odelelayo naye kumele eze azoxolisa.uyadelela uMthandeni.
@nhlanhlamthembu3778
@nhlanhlamthembu3778 3 жыл бұрын
Libala
@phindatshibase8937
@phindatshibase8937 5 жыл бұрын
impela labafana abasahloniphi ngiyethemba ukuthi kuyisifundo lokhu nakwabanye.
@younashello1653
@younashello1653 5 жыл бұрын
Baphi abakhuhlohlayo usuwedwa manje Dr 3 secend
@khethasphakamiso2978
@khethasphakamiso2978 5 жыл бұрын
ngibonga mkhulu 3 seconds ubunsizwa ubukhipha kusale umfana nguwe mphako lo bheka manje sewuyadabukisa usuyisono wawulingwe yini udlala ngomlilo uphi lo Mthandeni okufukuzisayo kodwa ke sikhala kanje nawe mkhulu sale usuxola aphumile amaqhafa kusele ingane manje
@malibongwemjwara4689
@malibongwemjwara4689 5 жыл бұрын
ay ngyamhlonipha lomkhulu
@sphecyril7611
@sphecyril7611 5 жыл бұрын
Uyathakatha lomkhulu wenu
@lindelwandwandwe5022
@lindelwandwandwe5022 5 жыл бұрын
Uzozithola sekufuze uhambe uyoxolisa nawe nkabi
@smangelemajola3039
@smangelemajola3039 5 жыл бұрын
Sphe Cyril uzoya nawe uyoxolisa
@sphecyril7611
@sphecyril7611 5 жыл бұрын
@@lindelwandwandwe5022 lol vele uyathakatha lomkhulu wenu usezifaka nakumaskandi ungenaphi njeh ngempela aisuka iyacika lento yakhe
@sandilesithole6917
@sandilesithole6917 5 жыл бұрын
Yey uzokgqilaza mkhulu uzoba nenkinga usuwedwa ungath wenzela abantu ngob uzosola use toilet ngyaktshel
@sphecyril7611
@sphecyril7611 5 жыл бұрын
@@sandilesithole6917 mna ngzothakatha wena keh
@mgaziq7086
@mgaziq7086 5 жыл бұрын
Yisifunfo leso zinsizwa
@menzinkosi8472
@menzinkosi8472 5 жыл бұрын
Nxxx safa
@skhandaman3823
@skhandaman3823 5 жыл бұрын
U Dr 3second wakunika 3days wangalalela
@ubukaonline9733
@ubukaonline9733 3 жыл бұрын
TKO ka 3 second washaya ngayo nase sibhakeleni
@manqelesimo5143
@manqelesimo5143 5 жыл бұрын
yobe Dr 3 second nathi singabalandeli begcokama elisha sithi uxolo
@mthokozikhali9557
@mthokozikhali9557 5 жыл бұрын
umkhulu 3second
@zakhemgenge4568
@zakhemgenge4568 5 жыл бұрын
So lobaba usebenzisa uMjiva kunethempeli egcekeni but uthakatha izingane engabe wazibiza nabazali bazo zizoqondiswa . mmh kungphatha kabi ukth lobaba usebenzisa I identity yenkolo yobunazaretha but inhliziyo yakhe ilkhuni bekwalaphi abize abazali kanye naye lomfana sengaze athakathe ingane aikhona .
@thulanipatrick2725
@thulanipatrick2725 5 жыл бұрын
Pasop wena
@zakhemgenge4568
@zakhemgenge4568 5 жыл бұрын
@@sbusisondwandwe4167 heheheheheeee!! Ake ngthule nami ngingaze ngyokwelusa
@nokubongwaduma6662
@nokubongwaduma6662 5 жыл бұрын
@@zakhemgenge4568 😂😂😂😂
@senziletembe8578
@senziletembe8578 5 жыл бұрын
zakhe Mgenge 😂
@bhekixolane2056
@bhekixolane2056 5 жыл бұрын
Yaz I feel sorry 4 ungizwe he must respect Dr second lobaba uyingozi nyani nyani
@arthurmanqele7214
@arthurmanqele7214 5 жыл бұрын
Lomuntu kusamele ayoxolisa naku Khuzani
@ntsindisomavukwana2234
@ntsindisomavukwana2234 5 жыл бұрын
for intoni kengoku
@simomtetwa5292
@simomtetwa5292 5 жыл бұрын
arther manqele kuxoliswani kukhuzani yena uxolisa nini shame it's not about ukhuzani kukhunywa enyindaba ufaka ukhuzani khula shame
@arthurmanqele7214
@arthurmanqele7214 5 жыл бұрын
@@simomtetwa5292 ixolisele ukumthuka lokhu akwenzayo eyngome zeGcokama Elisha
@simomtetwa5292
@simomtetwa5292 5 жыл бұрын
arther manqele angivumi kodwa umuntu nomuntu unelungelo lokunga loywa ukuthakatha kuwubugebengu wemanqele amaloyo lana
@arthurmanqele7214
@arthurmanqele7214 5 жыл бұрын
@@simomtetwa5292 hhayi mani anghambisani nale yobuthakathi balendonda..... Kodwa ukuchwensa akufuneki
UNgizwe Mchunu uthi akamesabi uDr 3 Seconds/ Ibhuntshile i Album ka Mjaheni
8:10
Zinto Ziyenzeka Channel
Рет қаралды 116 М.
It works #beatbox #tiktok
00:34
BeatboxJCOP
Рет қаралды 41 МЛН
СИНИЙ ИНЕЙ УЖЕ ВЫШЕЛ!❄️
01:01
DO$HIK
Рет қаралды 3,3 МЛН
Сестра обхитрила!
00:17
Victoria Portfolio
Рет қаралды 958 М.
UDR 3/S USEZAKHELE UDUMO EZINKUNDLENI ZOKUXHUMANA
10:26
Nhlaka Production
Рет қаралды 86 М.
AMABONGWA - ESILILWENI (MASKANDI)
4:19
Maskandi Music Videos
Рет қаралды 1,5 МЛН
UNJOKO - SENGIQOMILE
4:01
UNjoko
Рет қаралды 1,5 МЛН
NGO SHUNI KA MJOSTY KU SGIYA NGENGOMA
8:04
Esimanzonzo News Channel🎤📰
Рет қаралды 106 М.
When you pray God answers
1:43
Thenjiwe Comedy
Рет қаралды 65 М.
INYANGA YODUMO MZO (DR KHEHLELEZI)
7:20
Dr Khehlelezi
Рет қаралды 261 М.
Kubenzima kubanjwa iphoyisa oqotsheni Litshotsha izimvu‼️🔥💔
4:03
Esimanzonzo News Channel🎤📰
Рет қаралды 5 М.
INYANGA YODUMO MZO (dr KHEHLELEZI)
2:44
Dr Khehlelezi
Рет қаралды 64 М.
Kuvezwe ukukhohlakala kuka Dr Khehlelezi noMgibe💔🥱
4:27
Esimanzonzo News Channel🎤📰
Рет қаралды 9 М.
It works #beatbox #tiktok
00:34
BeatboxJCOP
Рет қаралды 41 МЛН