No video

Umuntu Ongakuthandi Ethongweni noma Edlozini | Indaba Yesintu

  Рет қаралды 46,316

Gagasi FM

Gagasi FM

3 жыл бұрын

Kuyenzeka yini emathongweni noma edlozini kube khona umuntu ongakuthandi, omelane nokubhigliza izinto zakho.

Пікірлер: 36
@alberttsotetsi6066
@alberttsotetsi6066 3 жыл бұрын
IMpunga Yesintu inolwazi olujulile ngesintu nangamasiko. UMdali asigcinele wena Mpunga. Ngiyabonga
@portiaroye4410
@portiaroye4410 3 жыл бұрын
Eish Mpunga I’ve never been disappointed in you siyabonga baba🙏🙏🙏
@selulekolethumtshali2150
@selulekolethumtshali2150 3 жыл бұрын
Impunga yesintu Always on point 🙌
@vukanidlamini7693
@vukanidlamini7693 3 жыл бұрын
Ngyakuvuma Mpunga Yesintu uyafundisa kakhulu.. Sibonge
@fututreslife2044
@fututreslife2044 3 жыл бұрын
ay mpunga yesintu uvele uphendule imbuzo emningi ngeskhath esicance syabonga
@fellixfitness4996
@fellixfitness4996 3 жыл бұрын
Topic suggestion ngelinye ilanga... We need to discuss Superstitions and how they affect our lives🙏
@GAGASIFM
@GAGASIFM 3 жыл бұрын
indaba@gagasi995.co.za
@highandmightyqueen79
@highandmightyqueen79 Жыл бұрын
they will never discuss that because this show is all superstition
@siyabongablack9344
@siyabongablack9344 3 жыл бұрын
Great show 👏🏾 siyabonga neMpunga YeSintu ngokucaza kahle umehluko phakathi "kweDlozi, Ithongo and Isdalwa" 👌🏾
@DingiNqaba
@DingiNqaba 3 жыл бұрын
I am enjoying this, because I have been using these names interchangeable ...thanks boBabwo
@nomasikononhlanhlakhuzwayo4248
@nomasikononhlanhlakhuzwayo4248 3 жыл бұрын
Ngiyaphakamisa lapho kwiMpunga🙌
@mzwakhemsimango4459
@mzwakhemsimango4459 3 жыл бұрын
Impungaaaaah 🙌🏿
@elvisdumisani1371
@elvisdumisani1371 3 жыл бұрын
Sasihle isihloko, Kodwa siyacela lesihloko seDlozi, iThongo and Isithunywa
@siyabongablack9344
@siyabongablack9344 3 жыл бұрын
Mmmh shame losisi wendlwabu 🙈😅 nempene phela ikhona bafwethu
@pearln2308
@pearln2308 3 жыл бұрын
Cleansing is needed for the whole country, nenhlanbuluko. We go on social media and make jokes and memes about situations that are a crisis
@simonbuthelezi7765
@simonbuthelezi7765 3 жыл бұрын
kunomehluko futhi phakathi kwelamathongo nakwelabaphansi, abaphansi baphumule, balele ngoba benzakahle, bayamxosha owenza kabi esesemhlabeni besse eyakwelamathongo ayolindela khona ukugezwa, elokhu evela ngamaphupho, kodwa akanazo izinhlahla
@muzimvelase1783
@muzimvelase1783 3 жыл бұрын
If udlozoma usuke udimanda ngakho amadlozi umoya uthanda ukuthi wenze into ngenkani liyabulala futhi uma ungayenzi leyonto eliyifunayo kepha ithongo lehlukile bafethu
@mzolisimagatikele1136
@mzolisimagatikele1136 3 жыл бұрын
My gf introduced me to your channel. I thank her. ❤️
@GAGASIFM
@GAGASIFM 3 жыл бұрын
That's awesome!
@pnas.a4474
@pnas.a4474 3 жыл бұрын
I'm Enjoying this show
@makhosazanamgazie2407
@makhosazanamgazie2407 8 ай бұрын
Why isn't the video download able
@sbusisomahlase1314
@sbusisomahlase1314 3 жыл бұрын
Usisi uryt labo baxoshwe ezulwin izpoki abangeni edlozini ilaba kuthiwa umdliwa idlozi elilahlwayo
@fellixfitness4996
@fellixfitness4996 3 жыл бұрын
Great show 🙌 insightful 🙏
@iraralph9750
@iraralph9750 3 жыл бұрын
I know I'm quite randomly asking but does anyone know of a good site to watch new series online?
@simonbuthelezi7765
@simonbuthelezi7765 3 жыл бұрын
Losisi ochaza umehluko phakathi kwedlozi nethongo ukhuluma iqiniso, laba abafika ngamaphupho yibo abancolileyo, beza kuwe nje ngoba bafuna ubasize ubahlambulule, abanye bathi yidlozi elibi, basho amathongo, lokhu ngikwazi kimi.
@Thato_Segone
@Thato_Segone 3 жыл бұрын
#Imphunga Yesintu
@mildredncube2032
@mildredncube2032 3 жыл бұрын
Ngibingelele egagasini sibalulekile ishloko senu ngoba sisuke sihlanganise izinto ngokungaqondi umbuzo wami ngabe idlozi noma ithongo nxa seliphume kimi kwenzekani ma mina sengifile lomuntu mina engizophuma kuye lamathongo ekade ekimi ayaphi aphuma kuloyo muntu futhi ngiyabonga
@nanakhumalo819
@nanakhumalo819 3 жыл бұрын
I feel like abantu bazokwenza ukukhohlakala ngoba bethembe ukuthi bazogezwa after death.
@siphesihle3111
@siphesihle3111 Жыл бұрын
Bhuti Alex - kulombhemu othe kulwahlwe umsamo kubo manje unenkinga njengoba ezama ukulungisa isimo sokulahlekelwa isisu kumkakhe - Uma oSolwazi bethi uma kuwuBaba olahle umsamo, kumele umhloniphe ngeke ukwazi ukumeqa, manje kusho ukuthi kumele alandele naye kwenziwa izinto emsamo ongalungile yini? Izolunga yini into eyenziwa emsamo ongalungile owonakele?
@thabaniinnocent9569
@thabaniinnocent9569 2 жыл бұрын
Mpunga yesintu ngicela uke uzilalele kahle uma usuyiphinda lento , mina angikuzwa kahle , idlozi ingilosi mf2 oyinikwa umdali , uzokhumbula ukut ekuqaleni umkhulu mkhulu wada umuntu wokuqala lowomuntu wayengena thongo so ithonga lokuqala emhlabeni u adam ngesikhathi umdali emletha emhlabeni wamnika izingoleso okut zimbheke okusho ukut zimgade kumbula kut adam waba semhlabeni ithongo lingakabi khona idlozi khehle ilona elinamandla kunethongo ithongo licela edlozini so ithonga liyaba ingozi kumuntu ngoba akuthina sonke esihamba ngendlela eqo dile so ithonga eliyonto enhle ithongo elikwazile ukulalela idlozi uma likhuluma besasaphila emhlabeni khumbula ukut idlozi alizi ngephupho idlozi likhuluma ngezwi thina asiyona inyanga noma umlaphi kodwa kunezwi elikhulumayo elisitshela ngezimfihlo ezazenziwa ithongo okwakukubi lisaphila emhlabeni idlozi alikaze laphila kulomhla uma umuntu waye thakatha lale lapho ekhona ungumthaka thina eziphiwe syawabona amakhehle nezalukazi ezazihamba ngendlela engafunywa idlozi befika ngamaphupho befuna ukuzosiphuca lokhu esiphiwa idlozi , isithinzi ngyaphika kut isidalwa ngoba nesipikili sinesithunzi ngisho isihlal hla nendlu inesithunzi usholo ukut nedlu as inesithunzi ingoba inesidala nayo adlozi bakwe alizalwa ithongo kuphela elizalwayo idlozi bakwethi into kamkhulu mkhulu ukut lisigade singoni kulomhla uzokhumbula maPholoba nawe nkomose ukut kunabantu abangahloli abayalelwa idlozi ukut ithonga labo lithini ithonga alikwazi ukusondela kuwe uma idlozi lingavumanga ngoba sonke esiphila kulomhla sinezono so lezozono asizilungisi zonke angime lapho asibonge
@vuselelanene3736
@vuselelanene3736 3 жыл бұрын
CYABONGA NGESIHLOKO SENU
@vuyanitukani6375
@vuyanitukani6375 3 жыл бұрын
Impungaaaaaaa
@AffectionateGazingIguana-tx1gj
@AffectionateGazingIguana-tx1gj 3 ай бұрын
Mina ngicela ukubuza unawami sewashona ngiyi Frstborn yakhe bashada but abacolanga wahamba ephila wasishiya noBaba sibancane mina ngangina11yrs, wasikhulisa ubaba yedwa inkinga umama ebengizonda engangifuni mina eblamer mina ngikuhamba kwakhe kodwa wathi esegula wasibiza waxolisa ukuthi wasishiya washona ngamenzela konke ngambeka Kahle so ngicela ukubuza ukuthi usangizonda yini njengoba engasekho ngabe uyidlozi elihle noma elibi Kimi angikaze ngimphuphe ingakho ngibona ngathi usangizonda nomengasekho
@mzolisimagatikele1136
@mzolisimagatikele1136 3 жыл бұрын
Intro too long.
Ukuzalelwa koMalume nakwaBaba  |  Indaba YeSintu
53:00
Gagasi FM
Рет қаралды 38 М.
Викторина от МАМЫ 🆘 | WICSUR #shorts
00:58
Бискас
Рет қаралды 5 МЛН
Useful gadget for styling hair 🤩💖 #gadgets #hairstyle
00:20
FLIP FLOP Hacks
Рет қаралды 11 МЛН
НРАВИТСЯ ЭТОТ ФОРМАТ??
00:37
МЯТНАЯ ФАНТА
Рет қаралды 8 МЛН
Little brothers couldn't stay calm when they noticed a bin lorry #shorts
00:32
Fabiosa Best Lifehacks
Рет қаралды 4,4 МЛН
Isintu On Homosexuality | Indaba Yesintu
49:48
Gagasi FM
Рет қаралды 13 М.
Sithini Isintu Ngemimoya | Indaba Yesintu
50:21
Gagasi FM
Рет қаралды 29 М.
"Terms & Conditions" of Ukusebenzisa Umuthi  |  Indaba YeSintu
46:47
Izinto Ezingenziwa Emsamo | Indaba yesintu
49:59
Gagasi FM
Рет қаралды 19 М.
Ubuhle and Ubungozi Bokuhlabela Idlozi | Indaba Yesintu
52:20
Gagasi FM
Рет қаралды 24 М.
ISINTU HELPLINE | UMSAMO, ISIBONGO, UMKHOKHA, ISHOBOLO
43:06
Gagasi FM
Рет қаралды 5 М.
Викторина от МАМЫ 🆘 | WICSUR #shorts
00:58
Бискас
Рет қаралды 5 МЛН