Umuzi awudayisi, kuyingozi ukuthenga uMuzi

  Рет қаралды 3,985

Impunga Yesintu TV

Impunga Yesintu TV

Күн бұрын

Пікірлер: 34
@mlondolozindlovu6348
@mlondolozindlovu6348 2 ай бұрын
Impungaaaa🙏❤ Mina ngivikelwe ukhokho umkhulu kamama loyo nami ngiyafuna ukulivusa ikabomama wami omalume bami bazalwa Kwesinye isibongo, bawo malume kimi ngokuthi bazalwa Umama oyedwa bano mama wami manje ngifisa ukwazi ukuthi omalume bami banga kwazi ukubuya bazo khulumela mina ukuba ngisivuse isibongo sika mama wabo ekuwugogo wami ozala bona omalume bano mama wami ngoba mina ngisa wela kuso isibongo sika gogo ozala umama nabo malume, angazi kuyazwakala yini
@ZamekileMyeni
@ZamekileMyeni 2 ай бұрын
Ngiyabonga Mpunga ngoba ngibizwa ngomthakathi. Mina ngagana kwasala umfowethu omdala ekhaya abazali bashona kudala,ngithe sengiyogana kwasala yena umfowethu. Kwathi abasekhaya elikhulu kwababa omdala bawudayisa umuzi ezasekhaya ngoba umfowethu ungumuntu uyimpohlwa uzidlela izinsipho. Bawakhile umuzi umfowethu bamakhela isiflati no round esangweni labo namanje abahlali kulowomuzi kumanje bahlongoza ukuwudayisa Kunethuna egcekeni balimba ngomshini Lona ombayo bathike ukhuluma abantu kulendlu abayakhile
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 ай бұрын
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@NdodaKunene-e2c
@NdodaKunene-e2c 2 ай бұрын
Hayi khona namhlanje waze wakhuluma nami uqobo entweni ebingiphuzkwayo kulamalanga. Ungayeki ukuhulisa izizwe......angithi isizwe ngoba nalowo omunye okwaziyo ukuzwa noma akhuluma nomaluphi ulimi. Lenkulumo istraight ayidingi ruler. Siyabonga Khehla
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 ай бұрын
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@khosisibiya2197
@khosisibiya2197 2 ай бұрын
Yazi ezinye izinto asinaki..syabonga ukusifundisa
@nkosipat8839
@nkosipat8839 2 ай бұрын
Siyabonga Mshana 🙌🏾
@ncengimthembu2799
@ncengimthembu2799 2 ай бұрын
Mpunga I Qiniso lelo omunye uyashona nokushona ngenxa yokudayisa umuzi,kwande syabonga 🙏🙏🙏
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 ай бұрын
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@RodneySabelo-g3z
@RodneySabelo-g3z 2 ай бұрын
Inamandla ke wow
@LandinMakabana
@LandinMakabana 2 ай бұрын
Mandibulele ngencazelo yakho,🙏🙏🙏.
@ThandiNdaba-o2z
@ThandiNdaba-o2z 2 ай бұрын
Ngiyabona incazelo mina ngiyintombazane ngifisa ukwakha ikhaya lika gogo nomkhulu ngobakuthiwa alikho ugogo uhleli ezintabeni washiya emzini ngoba engafuni ukungenwa nomama akagananga ngenze njani laphela kanjalo ikubo mama
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 ай бұрын
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@bhekimashaya8885
@bhekimashaya8885 2 ай бұрын
Eyi mkhulu sajulake isifundo sanamuhla
@khanyisagumede6432
@khanyisagumede6432 2 ай бұрын
Asibonge 🎉
@igezalakongozatv3900
@igezalakongozatv3900 2 ай бұрын
Yaze yajula lenkulumo ngavele angangzi ukuthi ngenzenjani ngoba mina kumanje ngihlala emzini engawuthenga kumele ngakhe nje indlu yabadala khona kulomuzi ngoba bathi abadala sebeyayifun Iwona ke amandla angakavumi
@BhovaOdlamasaladi
@BhovaOdlamasaladi 2 ай бұрын
Ngyavumelana nawe mkhulu uMuzi ubalulekile mkhulu
@vincentgumede1833
@vincentgumede1833 2 ай бұрын
@lesegomore322
@lesegomore322 2 ай бұрын
Mpunga Yesintu ujulili
@sbanesihleTV
@sbanesihleTV Ай бұрын
🫡🫡🫡 Mpunga uyiNkosi ngiyakhothama kuwe🫡
@Koolekani.
@Koolekani. 2 ай бұрын
Nsizwa ngikukhonze ibhadi.
@impungayesintutv
@impungayesintutv 2 ай бұрын
Awu! Syabonga
@uphangisa8907
@uphangisa8907 2 ай бұрын
Okusho ukuthi akekho umuntu okwazi ukwakha umuzi wakhe noma ngabe uganiwe awukwazi ngoba kunenkulumo ethi umuzi owakhayo okayihlo okuzalayo. Loko kusho ukuthi wakha ikini nomangabe uganiwe. Kuthiwa umuzi uyowuthola kumadodana akho owazalayo.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 ай бұрын
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@impungayesintutv
@impungayesintutv 2 ай бұрын
Iqiniso lelo mnewethu, umehluko uba sekutheni uma ungaganiwe awukwazi ukwakhela ubaba umuzi kumele uganwe kuqala yingakho abanye bethi umfazi wokuqala okaBaba
@smangasurprisedubazane8905
@smangasurprisedubazane8905 2 ай бұрын
Ngikhula usuku nosuku
@philzungu2602
@philzungu2602 2 ай бұрын
Khona engimaziyo wadayisa umuzi wakubo kuyimanje ulala ka Londo nawo lowo Londo ukamngani wakhe owathenga i Site wase misa lowo Londo esaqongobezela. Okushokhona umuzi awudayiswa lol 😂
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 ай бұрын
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@impungayesintutv
@impungayesintutv 2 ай бұрын
🤣🤣🤣🤣
@sihawumathe3594
@sihawumathe3594 2 ай бұрын
Ngokwazi kwami kubizwa ngokuthi: wakha ikhishi likagogo hhayi indlu kagogo.
@thamsanqanyembe9026
@thamsanqanyembe9026 2 ай бұрын
ikhishi ibizomfakela. igama elithathelwe esiNgisini 'kitchen'.
@sihawumathe3594
@sihawumathe3594 2 ай бұрын
@@thamsanqanyembe9026 ngyathokoza futhi ngiyathobeka ngokungikhulisa ngempendulo
@impungayesintutv
@impungayesintutv 2 ай бұрын
Wakha ixhiba (KwaGogo)
Amahubo kaBISHOP MPENDULO NKAMBULE | Prayer for Zanele Mbokazi
26:45
Zanele Mbokazi TV
Рет қаралды 173 М.
Can You Find Hulk's True Love? Real vs Fake Girlfriend Challenge | Roblox 3D
00:24
МЕНЯ УКУСИЛ ПАУК #shorts
00:23
Паша Осадчий
Рет қаралды 4,6 МЛН
Кто круче, как думаешь?
00:44
МЯТНАЯ ФАНТА
Рет қаралды 5 МЛН
Umshana uma eseganiwe uvusa uMuzi kabani?
15:41
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 15 М.
Ucansi akusilo lokuzijabulisa
18:46
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 6 М.
Nani Matsoso ft Ghost. Mpumalanga 27 gang leaders
11:41
Nani Matsoso
Рет қаралды 43 М.
Isboshwa esabona ijele elingaphansi komhlaba
14:07
Secret TV Production
Рет қаралды 185 М.
Mme Bongi EP 1 : Tirano Apostle Simon Mokwena's EX-WIFE breaks her SILENCE
40:04
KGOCHELETSANENG PODCAST
Рет қаралды 60 М.
Uyitshela Nini Intombi Ukuthi Uyayithanda?
9:40
Mqeqeshi Wezinsizwa
Рет қаралды 10 М.
Isithunywa samanzi
6:11
Ikhaya lezithunywa no (mthandazi maZwide)
Рет қаралды 1 М.
ISITHUNYWA SAMANZI ASISIPHAKAMISA ISANGOMA
10:01
ISITHUNYWA SOMOYA TV
Рет қаралды 8 М.
Can You Find Hulk's True Love? Real vs Fake Girlfriend Challenge | Roblox 3D
00:24