UNGAJAHI UKWEMBULA INGUBO UMA WAZALWA WEMBETHE

  Рет қаралды 22,381

Impunga Yesintu TV

Impunga Yesintu TV

3 жыл бұрын

Ungakutatazeleli ukwembula ingubo ngoba usutholile ukuthi wazalwa wembethe, qala ngokulungisa ekumele ukulungise ukuze ukwembula kwakho kube yimpumelelo uzuze neziqhamo ezinhle ethongweni

Пікірлер: 61
@talanoso.4791
@talanoso.4791 3 жыл бұрын
Mina sengiphuma khona Emphelandaba. Ngiphekeke kahle ngavuthwa ngagculiseka. Ngiyabonga Mpunga.
@berryshiq5236
@berryshiq5236 3 жыл бұрын
This came at the best time. I needed this guidance. 🙌🏾
@christianosobzatwala7093
@christianosobzatwala7093 3 жыл бұрын
We dlozi lami weThongo ngiyacela we mpunga lengoma kodwa yini Ave ingibusisa 🔥🙏🙏🙏💯💯iculwa ubani lengoma, isihloko sayo sithini, ngyabonga ngolwazi ose unginikelona ngokwasethongweni, kuningingi esengkhanyiseleke kukhona njengoba ngilokhu ngilalela wena nezimfundiso zakho, uqhubeke njalo ungapheli Amandla, sisekhona thina esisathanda ukuthi zibuyele emasisweni
@Qandu621
@Qandu621 Жыл бұрын
Sandla sindlula ekhanda 🙌 wayishaya esikhonkosini Mpunga yesintu
@mthokozisithalente8736
@mthokozisithalente8736 15 күн бұрын
Kushuthi iqiniso ukuthi yonke into ineskhathi sayo....Yaqashwa 3 years ago but angiybonanga langiwudinga khona lomyalezo yaqhamuka izandla zidlula ikhand kwi Bab' Mpunga Yesintu
@thandozungu2708
@thandozungu2708 2 жыл бұрын
Thank you very much for this. I was very lost but now I really understand. You are the best BABA
@thandangcobo4054
@thandangcobo4054 2 жыл бұрын
Hmmmm wayibeka kahle indaba Mkhulu 👏👏👏🕯️🕯️🕯️Siyabonga ngikwazi, Makwande eThongweni 👏 👏 👏
@ericmkhwanazi7974
@ericmkhwanazi7974 3 жыл бұрын
Hhayi, uhluba udlubu okhasini Mpunga, sifunda mihla namalanga kule channel. IsiZulu asihumushwa, kuyezwakala impela. Ukhule ukhokhobe.
@lwazimpulu4383
@lwazimpulu4383 2 жыл бұрын
This has been extremely enlightening! It's saved so many of us so much unnecessary pain
@malizokhumalo2472
@malizokhumalo2472 3 жыл бұрын
Awuu sukanini madoda washaya Fuze mana njalo mkhulu👏🏽👏🏽👏🏽. Ubukhuluma nami lapha!
@Mobcardo
@Mobcardo 11 ай бұрын
Ngiyazibongela
@allinone4866
@allinone4866 Жыл бұрын
Ngicel ukubuza uma waqal ngokubhula ingubo ngaphambi kokubong nokubikwa ekhaya uwenza njan uma sekunjalo
@siphombili6739
@siphombili6739 3 жыл бұрын
Mpunga yesintu wayibeka yacaca yathi BHA njengekati elimhlophe ehlungwini siyabonga umenjenjalo .
@bmshik
@bmshik 2 жыл бұрын
Love the song at the end its too short. It should be on apple music 🎶 so I can download please 🙏
@cowzinsolutionsandinvestme2735
@cowzinsolutionsandinvestme2735 Жыл бұрын
Uma abazali beshone usamncane ungakwaz yin ukuth uzishisele wen impepho uma usumdala
@ntokozosibiya3536
@ntokozosibiya3536 3 жыл бұрын
Siyabonga Mphungaah ngokusipha ulwaz uhlezi usikhulisa akwande ,Mina ngayembula kodwa kuyakhaleka manje senginayo mpendulo ngalo mfanekiso oqoshiwe
@sandilezondo9312
@sandilezondo9312 3 жыл бұрын
Siyabonga Mpunga 🙏
@refiloezwane2329
@refiloezwane2329 3 жыл бұрын
Ngiyathokoza Mkhulu ukhulumenami impela sengiphendulekile uqhubekenjalo ungaphelamandla. iMpungaaaaaaaaaaaa🙏
@thembadlamini1140
@thembadlamini1140 3 жыл бұрын
SIKLWEZA KOGWANSILE UMBELE
@nkosikhonandlela1114
@nkosikhonandlela1114 3 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu ngalenkulumo, 🙌
@manexkamoto5737
@manexkamoto5737 3 жыл бұрын
🙏🙏🙏🙏 Khehla lami
@nolusindozitoti1407
@nolusindozitoti1407 2 жыл бұрын
Enkosi MKhulu. Insightful information and advice as I needed guidance. I need to order your books 📚. From CT
@mthandeninkabinde8395
@mthandeninkabinde8395 3 жыл бұрын
Thank you. Just what I needed to hear 🙏🏿🙏🏿🙏🏿
@fanelepepegodide276
@fanelepepegodide276 3 жыл бұрын
Qinisile mpunga iziqhamo zophuma thongeni ,n even sebenzise muthi iziqhamo zophuma thongeni 🤞 so ngaze gxeke melaphy kanty wenzile bt ithonga selifuna wen ugcine umelaphy okungamdingi🤞🤝
@thabisilemakhoba4758
@thabisilemakhoba4758 2 жыл бұрын
Mmh wanda msebenzi Syathokoza mkhulu🙏
@sandilemgwaba9572
@sandilemgwaba9572 3 жыл бұрын
Ngikufisela unwele olude Mpunga yesintu
@ngelo5357
@ngelo5357 2 жыл бұрын
... Ameni 🙏🏾
@nkululekomkhwanazi8678
@nkululekomkhwanazi8678 3 жыл бұрын
Yashaya impunga yesintu...Nduna kaNdaba!!!
@ayandantinga7517
@ayandantinga7517 3 жыл бұрын
Siya Thokoza Mhkulu
@vuselelanene3736
@vuselelanene3736 3 жыл бұрын
Syabingelela mpunga
@ntokozodlamini384
@ntokozodlamini384 3 жыл бұрын
I appreciate you... 🙌
@ntokozohlatshwayo165
@ntokozohlatshwayo165 3 жыл бұрын
Owakithi wena
@siphesihlethabede6460
@siphesihlethabede6460 3 жыл бұрын
Amen
@dicenyembe2043
@dicenyembe2043 3 жыл бұрын
Impunga Yesintu
@adamzocci2159
@adamzocci2159 3 жыл бұрын
ngingayi tholaphi lengoma
@siphephelontshayintshayi5575
@siphephelontshayintshayi5575 3 жыл бұрын
Washaya mnewethu,
@barbramoyo5091
@barbramoyo5091 3 жыл бұрын
Ngathi ukhuluma nami yazi
@brianbantwini4561
@brianbantwini4561 3 жыл бұрын
Ngikuzwile mina mkhulu Ngcobo
@khulekanimadondo4856
@khulekanimadondo4856 3 жыл бұрын
Yazi ukhuluma nami Lana ngqo
@Bushdoctorism
@Bushdoctorism 3 жыл бұрын
Impungaaaaaaaaaa amava ahlaba hlosile
@zwelidlamini1973
@zwelidlamini1973 3 жыл бұрын
Cha min ngkubon kwam ingubo int ykuqal okumel uylungs uma ngbe wazalw umbeth ngmpel . Ngsh ngb um uzlw kba ynt ykuqal ebonakalay kumel uylungisel endawen okuyiy um umam no baba bengaganen uylungisel komalum .
@sakhilengcem8689
@sakhilengcem8689 3 жыл бұрын
Unduna kandaba
@umgobhozotv
@umgobhozotv 3 жыл бұрын
Miningi imibuzo la mnewethu,nginesiqiniseko nawe ukhe phezulu.
@makhonzaphewa1004
@makhonzaphewa1004 3 жыл бұрын
Akesithi iMpungaaaa
@nhlanhladj
@nhlanhladj 3 жыл бұрын
Camagu
@nomvulanxumalo8713
@nomvulanxumalo8713 3 жыл бұрын
Asibonge lemfundiso esemqoka Mpunga! Uma ngiloku ngilalela ama KZbin wakho, kuningi engikufundayo. Kodwa waze waba kude we Mpunga. Akwenzeki yini ukukhuluma ngocingo ngoba ngisegoli?
@sbonisomswane2647
@sbonisomswane2647 2 жыл бұрын
Baba njani ngicela kubuza muwenza iladi lase ntabeni izinto obuwenz ngalo uyazidla ezidliwayo??
@bulelanikhumalo876
@bulelanikhumalo876 3 жыл бұрын
Uqala ngoku Un-Hacker iPhone yomuntu mawufuna enze ntesile ecacile
@duduziemmaneulmbokazi1546
@duduziemmaneulmbokazi1546 2 жыл бұрын
Isandla sedlula ikhanda kuwe Nduna kaNdaba. akhe undbekisele ngam, iNtombi endZalayo ithi isaMmumethe sasibaBini but mhla eKhululeka kwavela mna ndodwa. Ingabe lomnye waya kuphi fut ngokuphi okmele ndikwenze?
@God_is_an_Atheist666
@God_is_an_Atheist666 3 жыл бұрын
Manje iMpunga yesintu iyeke ilibheme yin lelo pipi?
@andilemabida143
@andilemabida143 3 жыл бұрын
Uqedile Mkhulu ngila ngalo iqiniso.
@makhosibusizizwe7853
@makhosibusizizwe7853 3 жыл бұрын
Ngiyabonga ngezimfundiso zakho. Ngice ukubuza, mina iwele lami engazalwa ngilembethe seliyaziveza, selicelile nezinto ezithize kimi kodwa ingubo angikayembuli ingubo. Manje umbuzo uthi ngizithenge yini lezinto iwele elizicelayo?
@sizwevincentnxumalo1639
@sizwevincentnxumalo1639 3 жыл бұрын
@@makhosibusizizwe7853 image bha khehla. Menzele lokhu akucelayo
@wonderfulnature806
@wonderfulnature806 3 жыл бұрын
Mina ngicela ungeluleke lapha: Ngimbulile last year August, kodwa akwangahamba kahle ngesimo sokuthi Emndenini ngabelethiswa isilwane ukuze ngizophazamiseka eVarsity. Ngize ngalashwa isilwane sengiqedile ukwenza lomsebenzi. Abuyake amakhehla asho ukuthi indlela engenzelwa ngayo abayithandi, okuchaza ukuthi ngiyocela futhi ukukhulunyiswa nabo futhi ngemfembo ukuze bangiphe umhlahlandlela. Manje inkinga Yami ilapha ekuthenini labantu esinabo lapha Emndenini uyabamema yini uma wenza into ekanje, especially uma ubheka isimo sobunzima abangithwesa Sona ? Ngixolise ukuba mude inkinga emphelandaba kukude kakhulu Kimi, kodwa-ke ngiyoluthokozela uvo lwakho.
@nkululekomkhwanazi8678
@nkululekomkhwanazi8678 3 жыл бұрын
Sengathi ungasizakala mntakababa.
@njabulogumede5792
@njabulogumede5792 3 жыл бұрын
Asikho isidingo sokumema uma uya kumfembi ngoba leyonto iqondene nawe ngqo.
@wonderfulnature806
@wonderfulnature806 3 жыл бұрын
@@njabulogumede5792 Ngiyakuzwa. Sengisho uma sekwenziwa lomsebenzi okwesibili cause Amakhehla athi awuhambanga kahle. Sengisho ukuthi ungabamema yini emveni kwalesiya sigameko abangifaka kuso ?
@sizwevincentnxumalo1639
@sizwevincentnxumalo1639 3 жыл бұрын
@@wonderfulnature806 uzobamema baphinde bakugile
@wonderfulnature806
@wonderfulnature806 3 жыл бұрын
@@sizwevincentnxumalo1639 Especially laphayana emswaneni nenyongo ngiyaye ngisabe kakhulu lapho, kodwa ke ngisazoke ngibuze kwabangiphethe ukuthi Into ekanje yenziwa kanjani. Akwehlukile nempicabadala ngoba nokuvalela umndeni ngaphandle enye into.
@sizwendzimande2561
@sizwendzimande2561 Жыл бұрын
Ei ave iyinkinga indaba yabantu abadala! Kuthiwa akufanele wembule ingubo ungekasemukeli isiphowo kodwa ngokosiko ingubo yembulwa ingane isencane ingekaz lutho ngisho nabasekhaya bengaz kuthi inesiphiwo sabadala so nje lento its confusing
Mshumayeli Majiya: Ukuzalwa wembethe
28:29
Mondli Mazibuko
Рет қаралды 10 М.
Mom's Unique Approach to Teaching Kids Hygiene #shorts
00:16
Fabiosa Stories
Рет қаралды 39 МЛН
Slow motion boy #shorts by Tsuriki Show
00:14
Tsuriki Show
Рет қаралды 10 МЛН
World’s Largest Jello Pool
01:00
Mark Rober
Рет қаралды 113 МЛН
路飞太过分了,自己游泳。#海贼王#路飞
00:28
路飞与唐舞桐
Рет қаралды 39 МЛН
UKUZALWA WEMBETHE OKUHAMBA NOBUWELE
30:11
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 38 М.
Ukuzalwa Wembethe - Mkhulu Shobelikhulu Simelane
9:19
TSOGO TV
Рет қаралды 10 М.
Liyini iladi or Itiye Labangasekho? | Indaba Yesintu
48:17
Gagasi FM
Рет қаралды 17 М.
IGOBONGO
14:18
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 25 М.
DR KHEHLELEZI UKUZALWA WE MBETHEE
13:09
Dr Khehlelezi
Рет қаралды 15 М.
"uzalwa wembethe" kulungiswa kanjani 0727606326
17:57
Dr Makhosi Phindile Hlongwa
Рет қаралды 9 М.
Kunolwazi olunjulu aselutholile uDkt Mkhize ngokuzalwa wembethe
9:51
Umsamo Institute
Рет қаралды 23 М.
Mom's Unique Approach to Teaching Kids Hygiene #shorts
00:16
Fabiosa Stories
Рет қаралды 39 МЛН