uNgizwe uphekiswe ngotshwala ba R100 000 isgwili sakwaMchunu

  Рет қаралды 42,035

King Zoso TV

King Zoso TV

Күн бұрын

Пікірлер: 141
@hlanganisambatha614
@hlanganisambatha614 Жыл бұрын
It's great to see Zulu men being like this... This is a form of showing love to each other... Let's build love amongst us the Zulu people
@siyabongamdunge1364
@siyabongamdunge1364 Жыл бұрын
No African own distillery or brewery spend 100k on alcohol owned by racist capitalised Johan Rupert instead of brainstorming ideas to abolish slavery financial Zulu men are childish stupid I always ask God what's wrong with our race globally
@siphovilakazi7390
@siphovilakazi7390 Жыл бұрын
Ai igqilaza kakhulu lento🙌🏾🙌🏾🙌🏾yazi lelizwe fanele libe nje omnyama aphakamise omnyama sikhohlwe ukuzifaka kulabantu abangasifuni, abahlale benjalo nama system abo esingenasebelo kuwo VUKA AFRIKA ✊🏾✊🏾president wethu✊🏾✊🏾
@phumlanintombela9759
@phumlanintombela9759 Жыл бұрын
Syambongela u Macingwane kodwa bengithi kungaba ngcono babuye bamxoshise noma ngenkomo ngoba ngathi uzoba mkhulu kakhulu umcimbi sebubuningi kakhulu utshwala
@NdukusiyashaMaepe-gm8ic
@NdukusiyashaMaepe-gm8ic Жыл бұрын
This is a true reflection of Ubuntu,Siyabonga Zulu. All the time you lead by example🙏🏿🙏🏿🙏🏿.we also apriciate you this side of Limpopo.
@MrMarcusMars
@MrMarcusMars Жыл бұрын
nolizonda noze niyeke iChunu nina enilizondayo, uyathandwa lomuntu
@nokuzothakhumalo7326
@nokuzothakhumalo7326 5 ай бұрын
Abakhohlwe vele oMonase
@siphesihlegumede181
@siphesihlegumede181 Жыл бұрын
Syabonga babu mchunu kwande nala uthathe khona. President uyathandwa abantu sicela nje ubahloniphe ubazi ulimi lubuye lube budlabha. Ngibona ngathi usangathola umsebenzi omuhle omkhulu kubantu ndlela nje othandwa ngakhona, siboyakubongisa ndoda yamadododa
@user-gx6uu2de4p
@user-gx6uu2de4p Жыл бұрын
ngendlela mfwethu nami ngibuye ngphaxeke uma seluphambuka ulimi lwakhe
@nkosinathimyaluza2184
@nkosinathimyaluza2184 Жыл бұрын
Syabonga kakhulu boBhuti abadala noBaba. Ngokusibonisa ubuntu nokuphilisana okungaka, syafunda kakhulu nathi kulokho. Imbukiso efana nalena iyawapholisa amanxeba obubi esesaphilela ukuzwa ngabo eyndabeni benzeka khona la KwelikaMthaniya. Anglutho kodwa nje impela ngathi ngelinye ilanga bungaphela ububi, kwande ubuhle. #anglutho
@RastaAfricanGentleman
@RastaAfricanGentleman Жыл бұрын
hayi nestolo sakwaLiquor kumele simkomele naye ngokuthengisa izigwili khona
@kwandilemzimela9019
@kwandilemzimela9019 Жыл бұрын
Siyakubongela Macingwane.Nanokuthola amandla okwemzela ubaba wakho umsebenzi omkhulu wokumbuyisa👏👏👏👏
@vusumuzimagwaza531
@vusumuzimagwaza531 Жыл бұрын
Ayii buyadula ubunsizwa bafwethu..syakubongela Macingwane
@sandisombuyisa-bn3no
@sandisombuyisa-bn3no Жыл бұрын
Ngiyeza lapho enkadla 😂😂😂 Ngathi buningi nje utshwala
@muhmuhh3187
@muhmuhh3187 Жыл бұрын
Asibonge kubhuti kumchunu nkulunkulu amandisela,kungizwe he must always respect other people's so then good things we always follow him
@julietgigaba3620
@julietgigaba3620 Жыл бұрын
Aiii unenhlanhla nangu muntu jehova siykubongela Chunu lethu
@zefdapoet
@zefdapoet Жыл бұрын
Abengeze nokudla bakithi sebubuningi utshwala kodwa siyambongela umfoka Mlando akwande kubahlonishwa abalula isandla 🙌🙏👏
@mnelisimchunu1255
@mnelisimchunu1255 Жыл бұрын
Kwakuhle ukubona amachunu ebambisene. Umdlalo omuhle mawuqhubeke
@phelelanishadrack7450
@phelelanishadrack7450 Жыл бұрын
Amen Chunu 🙏 🙌 👏 syakubongela kakhulu engani nomsebenzi kababa ungahamba kahle nalendoda inkosu iyibusise
@zamasthole9083
@zamasthole9083 Жыл бұрын
Siyakubongela mongameli wesizwe samazulu🙌🙌🙌
@unathimdlalose1274
@unathimdlalose1274 Жыл бұрын
President wethu
@lindokuhlekhulasande4139
@lindokuhlekhulasande4139 Жыл бұрын
Siyabonga bondabezitha....
@londintuli4635
@londintuli4635 Жыл бұрын
Sekucacile ke ukuth kuyofa abantu ngotshwala kubo kaMongameli😅😅😅😅😅
@mfundomagubane8499
@mfundomagubane8499 Жыл бұрын
MaNtuli uyabona ukuthi isisijovile indaba kaMongameli
@sbusisolawrence3553
@sbusisolawrence3553 Жыл бұрын
Hhawu kodwa madoda balibulali chunu ngotshwala buyohlalemnyango lo tshwala
@thulembuyazi8968
@thulembuyazi8968 Жыл бұрын
Jehova ngizixakekele kanjena emhlabeni ka King Nuba ngavele ngibudayise ngvule amanye ama businesses ngabo 🙈😅🙆
@sibusisobuthelezi8268
@sibusisobuthelezi8268 Жыл бұрын
Kaze iyozala nkomoni kolomsebenzi onotshwala obungaka Nkandla nizele iqhawe kuNgizwe
@zwendlela91
@zwendlela91 Жыл бұрын
Sekushoda amabhala okukhipha above beqiwe inkezo
@mfundomagubane8499
@mfundomagubane8499 Жыл бұрын
@@zwendlela91 🤣🤣
@happysgwebela8664
@happysgwebela8664 Жыл бұрын
Siyabongela macingwane Baba kwande lawutharha khonA
@mzwandilebiyela6305
@mzwandilebiyela6305 Жыл бұрын
Unenhlahla lombhemu akaze ngiyi bome inte nje👏
@khanyisanimnguni5605
@khanyisanimnguni5605 Жыл бұрын
Yabo Ngizwe Uma kukhona akusebenzi sayo hayi kuyamsebenzela ngiyamvuma yoooh unenhlanhla lobhuti siyambongela
@samkelisiwecarolmlambo8231
@samkelisiwecarolmlambo8231 Жыл бұрын
But uke wambedela umsamo wakhe..wawulungisa..uyakhumbula le video evinjwa amaphoyisa e Ballito achitha amadombolo akhe omsamo..zazibheda izintocngalesoskhati engicabanga ukuthi konke akwenza kwamuhambela kahle ngoba nakhu izinto zakhe ziyakhanya manje🤞🏾...yazi kade ngicabanga ukuthi sonke if singayibekezelela impilo,sicathule kancane silungise umsamo,kungakhanya nakuthina🤞🏾
@victorndlela8208
@victorndlela8208 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu uxhaso lomengameli wethu thina mabhinca
@samkelisiwecarolmlambo8231
@samkelisiwecarolmlambo8231 Жыл бұрын
Mina nje Ngizwe Mchunu ngikufisela ukuthi liphele lelicala elibanga iminciza🤞🏾
@sifisomagubane5283
@sifisomagubane5283 Жыл бұрын
Syakubongela president wethu🎉🎉
@mlungisimashinini6584
@mlungisimashinini6584 Жыл бұрын
MaCingwane qhawe 🎉🎉
@siphenathimanqathe9801
@siphenathimanqathe9801 Жыл бұрын
Siyabonga intsizwaphela ungizwe
@ZWIDEMEDIA
@ZWIDEMEDIA Жыл бұрын
Congratulations 🎉Macigwane ay uyiohethe lento kazi uyitholephi😅😅
@Wildcatofeastafrica
@Wildcatofeastafrica Жыл бұрын
Siyakubongela Macingwane
@vamangcobo7344
@vamangcobo7344 Жыл бұрын
Kunjena ke ukuphila nabantu
@mdumisenimduh5588
@mdumisenimduh5588 Жыл бұрын
Sengivumile inkosi ungizwe
@thobilemkhize1069
@thobilemkhize1069 Жыл бұрын
Syabonga bakithi ngokukhombisa ubuntu❤
@siyandaolwethu6300
@siyandaolwethu6300 Жыл бұрын
Unin umcimbi nkosyami umuntu eyoshaya ebandayo
@londintuli4635
@londintuli4635 Жыл бұрын
😅😅😅😅😅
@muziwendodamthembu4476
@muziwendodamthembu4476 Жыл бұрын
Ngezi 4 zona lezi
@lindenipreciouszulu5943
@lindenipreciouszulu5943 Жыл бұрын
Siyamubongela kwande
@zandilelushozi8133
@zandilelushozi8133 Жыл бұрын
President wethu syabonga bhuti
@user-yv9dx4nd2t
@user-yv9dx4nd2t 11 ай бұрын
Ayizobe zikhala bayoze behambe ngamadoli ngaze ngabajabulisa obungaka ngithi nje qhabu okuyi cane nje kulokushisa siyakubongela Mchunu macingwane ayi ngiyakuvuma mfethu😂😂
@mfundomagubane8499
@mfundomagubane8499 Жыл бұрын
uMongameli wamabhinca angabukhiphi bonke lobutshwala
@simphiwemkhwanazi5462
@simphiwemkhwanazi5462 Жыл бұрын
Umoya wobuntu wande njalo esizweni sikaPhunga noMageba🙏
@mfundomagubane8499
@mfundomagubane8499 Жыл бұрын
Ayi bafowethu uliphethe ngempela izwe uMongameli wamabhinca
@lungiletwala1420
@lungiletwala1420 Жыл бұрын
Sibusisiwe isandla esiphayo, siyakubongisa Macingwane!!!
@mlungisimashinini6584
@mlungisimashinini6584 Жыл бұрын
Nguwu nombolo. 1 njalo
@S_25752
@S_25752 Жыл бұрын
Sibonga zingane zakwethu ubuntu yibo lomu inkosi inandisele
@nduduzoerickmncube-ps4nq
@nduduzoerickmncube-ps4nq Жыл бұрын
Ngiyakubongela President of bhinca nation Up Chunu up❤❤❤❤
@princemasango4264
@princemasango4264 Жыл бұрын
Siyakubongisa mfoka Mchunu big up sicela abazoxhasa nangenkomo bakithi
@siphephelod5470
@siphephelod5470 Жыл бұрын
siyabonga umusa ongaka...
@agnesnkosi1424
@agnesnkosi1424 Жыл бұрын
Kwaze kwabakuhle kwa zulu isizwe sakithi sibambene ngalendlela,kuyintokozo .u bhuti Ngizwe unabafowabo ujehova amuphe bona siyamuhalalisela .siyambongela kusizwe sonke esibambene naye .ujehova andise lana nithathe khona.
@user-yv9dx4nd2t
@user-yv9dx4nd2t 11 ай бұрын
Webabo irain dance jesu avengithanda iglass eyezwa la oyakhona uzwedolo kungathi selilikhulu aweeee nge rain dance😂😂😂
@sifisomdletshe1146
@sifisomdletshe1146 Жыл бұрын
Siyabonga
@zandilemazet754
@zandilemazet754 Жыл бұрын
Kodwa nalesgwili eskhiphe imalengaka ngotshwala mqondo wakhe ngaty awthathi kahle hlushwa imaleningi sebekhuluma abaqedi bayafana bobabili ngokthanda ukpereza 😂😂😂 kushuty abantu basemachunwini baphiwa khuluma ngoba noWelile unjalo
@yolisamakubalo1698
@yolisamakubalo1698 Жыл бұрын
Akavele avule thaveli yakhe😂😂😂
@mfundomagubane8499
@mfundomagubane8499 Жыл бұрын
Lol impela
@vumilesphamandla4896
@vumilesphamandla4896 Жыл бұрын
Uyiqhwe chunu syabonga ku bhuti okuphekisayo
@NontobekoHadebe-kf6ic
@NontobekoHadebe-kf6ic Жыл бұрын
Cha mina ngibonga nabazali benu kuth babe nabantwana abamaziyo umuntu nibambisane nibemunye kwande isizwe esesekanayo libuye izwe noma ngabe ingani okuhle kwande ,ngiyazi basazoqhubeka balekelelane nomunye athi angenze nami usbanibani unenkinga amsize iphethini lena eyi ngoba izingane ziyashintsha ufike uyikhulise kahle ivele ibhede nje ngoba akekho umzali ongayalanga kukuye umntwana sibonge
@khulekaninyuswa721
@khulekaninyuswa721 Жыл бұрын
Kyafiwa this coming weekend eNkandla🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽
@msizimbatha3474
@msizimbatha3474 Жыл бұрын
Yazi ngifisa sengathi ngabe abemboni yama taxi bayabuka coz sibukelana phansi asi sizani kudliwa izimonto mihla namalanga lutho ukusizana 😊
@beautynzimande4939
@beautynzimande4939 Жыл бұрын
Angikaze ngiybone into enje,unenhlanhla Cingwane syakbongela Chunu
@zwendlela91
@zwendlela91 Жыл бұрын
Iyagqilaza eyaseMaChunwini
@phumlanindunah7578
@phumlanindunah7578 6 ай бұрын
Bathi uMlando Waka Mchunu. Inhle lento yokwesekwana MaZulu, Mabhinca Nani Majongo. Muhle umsebenzi neseka uMongameli wethu sonke
@zandilemazet754
@zandilemazet754 Жыл бұрын
Sengbone Kahle Ngizwe wazalwa embethe ingubo eneminwe engu6 knenhlanhla ukufa loku
@thuthumchunu1414
@thuthumchunu1414 Жыл бұрын
Hawu anginike lomuthi webafo 😂😂 siyakubongela nyanda yemkhonto
@sibusisobuthelezi8268
@sibusisobuthelezi8268 Жыл бұрын
Konakele Mchunu....
@renolangovender733
@renolangovender733 Жыл бұрын
Yini kodwa engahlula uZulu mangabe ezobambisana kanje
@thabanimkhwanazi7839
@thabanimkhwanazi7839 Жыл бұрын
Ayikho
@lindokuhledlamini7851
@lindokuhledlamini7851 Жыл бұрын
Yea thanks to babudokotela tv he said it first kuts Ngizwe asinike bank account. Now we are letf with someone who can give him the money cz he needs to buy other things that he can not say public.
@user-tv8sp3ce3q
@user-tv8sp3ce3q Жыл бұрын
Aybo macingwane ugeza ngani ngphe bo??
@nwabisanwaiza4673
@nwabisanwaiza4673 Жыл бұрын
Nam ngiyeza lapho chaa angekhe 😊
@phelelanityrro4206
@phelelanityrro4206 Жыл бұрын
ibangwa ziponsa
@nkosinathimadondo6748
@nkosinathimadondo6748 Жыл бұрын
Baba Mancingwane🙌
@user-gx6uu2de4p
@user-gx6uu2de4p Жыл бұрын
uhlulwa yin ukosimela ephalamende njengoba uthandwa yiwo wonke umuntu ngisho neygwili eziwadlayo ama conrflakes😂
@samkelisiwecarolmlambo8231
@samkelisiwecarolmlambo8231 Жыл бұрын
😂😂😂😂😂
@abxgalela5275
@abxgalela5275 Жыл бұрын
Kuzogcwala kulomcimbi abantu sebebubone kanje utshwala
@user-tz7ib4qh8h
@user-tz7ib4qh8h 6 ай бұрын
They were supposed to buy him new car than to sponsor him with too much expensive alcohol
@Skhotheni_
@Skhotheni_ Жыл бұрын
USizokuthola😆🙃 ingezi nje kwi doda enkulu
@giftmtshali2046
@giftmtshali2046 Жыл бұрын
Uyaphila umongameli nabantu bayamthanda
@buthelezidumisani7469
@buthelezidumisani7469 Жыл бұрын
Syalibongela iChunu bakithi ,kodwa akusibo obe R100000😂😂lutho ihhaba
@thabaninyandeni342
@thabaninyandeni342 Жыл бұрын
Mmmmmmmmmm
@bhekifanaphi8593
@bhekifanaphi8593 Жыл бұрын
We Zoso thatha ke nali tip mfo, isikhathi esiningi uthwebula lamaVIDEO ukuwafaka la kuKZbin. Nayi ke inkinga la iqala khona mase ujika icamera, uma ngibuka kwiDesktop/Laptop ngubuke njani? Cha uyayimosha into inhle.
@user-wj7kn8xn2l
@user-wj7kn8xn2l 10 ай бұрын
Nyanda yemikhonto❤❤
@spanelaspakx1550
@spanelaspakx1550 Жыл бұрын
Ngihlekiswa kuthi kube khona oyedwa oyesingcwaba
@busisiwemgegeba1201
@busisiwemgegeba1201 Жыл бұрын
Aibo abantu bayophuma behamba ngamabhala sphambano
@mzikhonathelumusa9717
@mzikhonathelumusa9717 Жыл бұрын
ihlahla kungizwe
@msizimbatha3474
@msizimbatha3474 Жыл бұрын
Siyeza macingwana sobe sikhona kodwa sesaba umilo owakeke waba khona
@benbuthelezi4929
@benbuthelezi4929 Жыл бұрын
ugazi lukaNgizwe selufana nolukaZuma maybe bageza ndawonye
@phindokuhlekhumalo103
@phindokuhlekhumalo103 Жыл бұрын
Umlando uyaziphinda
@dumamsweli974
@dumamsweli974 Жыл бұрын
kuzonyiwa la
@user-tv8sp3ce3q
@user-tv8sp3ce3q Жыл бұрын
Ngeke athenge lutho
@syabongamhayise2255
@syabongamhayise2255 Жыл бұрын
Zulu uyesabeka
@xolosizwe2486
@xolosizwe2486 Жыл бұрын
Awu imakoya ayithathwa
@nompilongcobo5860
@nompilongcobo5860 Жыл бұрын
Ubabawakho lona ozithengela umkhuphulo ayi wena mchunu uyihlo lona owenzalemikhuba ubongenawe uhlale esilweni no shembe wena chunu manje ungupresident ngiyavuma mphathi.
@delanimajola6467
@delanimajola6467 Жыл бұрын
Zikhona izigwili ngaphandle
@siphiwedlamini3394
@siphiwedlamini3394 Жыл бұрын
Wadla mlando uzovula ijoyinti utshwala obungaka isaga ngyakubongela
@nkosikhonabanele-wj9xc
@nkosikhonabanele-wj9xc Жыл бұрын
Inhlanhla ithi Tata 🙏
@user-tz7ib4qh8h
@user-tz7ib4qh8h 6 ай бұрын
Serious ngizwe was sponsored with alcohol for R100 000?😂😂😂😂
@cainluhlanga9071
@cainluhlanga9071 Жыл бұрын
❤❤❤😂😂😂muyekeleni
@mphakamisenimthiya3916
@mphakamisenimthiya3916 Жыл бұрын
Mfoka Nhliziyozyogoba
@zolekastokwe7918
@zolekastokwe7918 Жыл бұрын
Bazonxila bazichamele kulomcimbhi
@thubelihlekupa3339
@thubelihlekupa3339 Жыл бұрын
Good Gesture from a Rich Guy , but Black people spend a lot of money on alcohol unnecessarily,, umsebenzi muke wadlula ku 15K hay usuke usuphaphalazile esandleni ube wenzela idlozi? nedlozi ngeke likwenzele lutho ukwazi uku blower u 100K kutshwala nje, usuke ufuna likushayele khona lokho kusebenzisa imali budlaba😅
@londintuli4635
@londintuli4635 Жыл бұрын
So true mfethu
@thabisoprince2242
@thabisoprince2242 Жыл бұрын
iqinisile kodwa yazi mfwethu.
@snyuswa7104
@snyuswa7104 Жыл бұрын
mina nawe singaphelela lapho ko 15K kodwa izinga lomuntu akulo liba nomthelela, uNgizwe kuzobe kukhona abantu absezingeni eliphezulu ingakho kufanele azihlelele kanje
@nkosinathikhumalo1342
@nkosinathikhumalo1342 Жыл бұрын
ANGEKE IDLOZI LIKUSHAYELE UKUTHI UPHEKISIWE LUTHO NGIYAPHIKA QHAWE NGABE SELAKUSHAYA NGESIKHATHI UNIKEZA INTOMBAZANE IMALI 🤔🤔 FUTHI AWUTHI NGITHULE KUNGATHIWA SENGITHE IVALE MFANA
@thubelihlekupa3339
@thubelihlekupa3339 Жыл бұрын
@@nkosinathikhumalo1342 i can argue ngithi , maybe nokupha intombi it may more sense kulo - ngoba hleze iyona ndlela ezokupheqisa leyo , musupheqile hleze wandise isbongo ,, manje eyotshwala ba R100K, uzothi edlozini uzama ukwenzani kahle kahle? no bro maybe let alone ijoke yami ngokuthi indlozi lizokushaya - but think about it its tupid mate, pens down - sesingaphikisana ke but , no-one in his clear mind can justify this behavoior - except that it a poor money spending behaviour particularily from black-people only blacks futhi nobody else does this in the name of i culture , go to jewish nabo bayayenza imikhosi nemihlatshelo - but wont go this deep in the pocket, especially for stupid thing like liquour bafo!
@BusinesswithLeo
@BusinesswithLeo 4 ай бұрын
Who is this man bathong 😢
@thuthumchunu1414
@thuthumchunu1414 Жыл бұрын
Sekufuneka ube live lomcimbi wamachunu ubone izizwe
BON KALINDO LERO UTM YAGULITSIDWA NDI MCP 🤔🤔🙌🙌
17:12
uNgizwe eseNkantolo yase Verelam ngecala elijulile
26:31
King Zoso TV
Рет қаралды 55 М.
managed to catch #tiktok
00:16
Анастасия Тарасова
Рет қаралды 43 МЛН
Lehanga 🤣 #comedy #funny
00:31
Micky Makeover
Рет қаралды 30 МЛН
❌Разве такое возможно? #story
01:00
Кэри Найс
Рет қаралды 2,3 МЛН
Ubuxoki bangizwe emcimbini kaMavava Khuzani bo Episode 5
9:50
Kwalamula abantu Dj Tira cishe belwa no Ngizwe
19:01
King Zoso TV
Рет қаралды 373 М.
Ngizwe Mchunu ekhipha amahlazo ngo dj Tira #ngizwemchunu #djtira
5:18
King Hlabeyakhe tv
Рет қаралды 10 М.
Team K Wabantu No Mageba Emdlalweni Wamanzi 2023
13:41
S.K Media Production
Рет қаралды 29 М.
OSAZIWAYO EMCIBHINI KA NHLAKA MTHIMKHULU
5:34
Nhlaka Production
Рет қаралды 71 М.
managed to catch #tiktok
00:16
Анастасия Тарасова
Рет қаралды 43 МЛН