Uqale Phansi Umbango Ka KHUZANI NO MTHANDENI ,Igila Izimanga I- Album KaKHUBA Ezitolo🔥🔥

  Рет қаралды 41,417

ZWIDE MEDIA TV

ZWIDE MEDIA TV

Күн бұрын

Пікірлер: 78
@ndabukokajamamageba8534
@ndabukokajamamageba8534 5 жыл бұрын
Up Khuba Up. Ugijimile uKhuzani hhayi kancane futhi.
@hloniphanindlela3292
@hloniphanindlela3292 5 жыл бұрын
Uma ngbuka ukwenza kukaMthandeni besengilalela inkulumo kaKhuba..empeleni iyatatazela indoda..yni angezi into eyodwa angalokhu ethi ngivimbeni..angisho kabi mlandeli waleyo kodwa nawe ake uyibuke kahle lento uhleli wedwa ungayi ngokthi uthanda bani..uzoyibona lento engikhuluma ngayo
@nkosinathixhakaza5688
@nkosinathixhakaza5688 5 жыл бұрын
Balibelwe ukubheka wena khuba bashaye ngengoma nje bese uzithulela
@hambajubabuthelezi7424
@hambajubabuthelezi7424 5 жыл бұрын
Awww thina slinde uKhuba anisyeke ngoskhova .. uKhuba inkosi yomaskandi # viva blue nation
@southafrican3201
@southafrican3201 5 жыл бұрын
@@sanelentenga8609 uzwa kunjan nje uma ukhuluma into engekho kanjena,,, wake wawabona amathi evuza kwi Nkosi yakho
@sontomahlaba6308
@sontomahlaba6308 4 жыл бұрын
Ngyamthanda u Khuzani unenqondo viva blue nation
@thandananimthembu2171
@thandananimthembu2171 5 жыл бұрын
Mthongo musa nje amanga akaqali kukhipha i.single track uduyaza
@simomtetwa5292
@simomtetwa5292 5 жыл бұрын
Njalo umthandeni uyasibusisa ngama single thula wena dixa
@nokwazizulu7882
@nokwazizulu7882 5 жыл бұрын
Khuba mfana uhamba wedwa noma bangathini
@aneletshangase1035
@aneletshangase1035 5 жыл бұрын
I Gcokama lihlezi liwakhipha ama single before album, up Mthonga
@luxololux4971
@luxololux4971 5 жыл бұрын
Lihlazekil elo gcokam labo lokunuka hahahaa ....sutatazela ndoda cula la kuyaculwa la yhiiiini awuthi uyamwaz ucula ..kungenjalo sukhupha i single mhla namazolo . ..hahaaha AYIIIIIIIIIzwiii mngani ..Khuba shay lezinto sezikhathel..
@thamsanqantalo2099
@thamsanqantalo2099 5 жыл бұрын
Unamanga uzwa izigi😂😂😂 up Qula kwedini💪
@luxololux4971
@luxololux4971 5 жыл бұрын
Iyatatazela hahahha
@simphiweraymondmajola375
@simphiweraymondmajola375 5 жыл бұрын
Mina inkinga enginayo nje iyodwa...ngithenga wonke umculi ocule kahle kodwa le yabo yokulwa kanje angeke iphele kahle. Ngikhuluma nje ekaKhuba i-original senginayo ngoba ngiwuthandi lo msebenzi wakhe. NoManqele simlindile uma esebenze kahle nayo ngiwuthenga u-original. Uma ungithola ngidlala umculo wakithi ngomkhopho okwazi ukuthi awushayanga khona...NoMgube kulokho u-original senginawo ngoba naye usebenze kahle.
@bonganisotobe5299
@bonganisotobe5299 5 жыл бұрын
Please ake nisiyeke ngokuqathanisa u Khuzani no sbanban abekho ezingeni elilodwa hawu siyeken
@bhekiutymahlobo3699
@bhekiutymahlobo3699 5 жыл бұрын
Silinde usuku olukhulu futhi silidele lukhulu ngae 6 ngobasesiizwileimikhizo sesilindele uDomoi ohambanamatshe sengisho imvulenkulu phela iGcokamelisha
@luvunoluvuno5907
@luvunoluvuno5907 5 жыл бұрын
Qhude manikiniki ziyekeni zibulalane ngengoma
@nkululekogumede1994
@nkululekogumede1994 5 жыл бұрын
ngyathanda lapho bafo aziyekwe zbulalane ngengoma kungabikhona ezobanjwa nophondo
@ndebelembongeni3742
@ndebelembongeni3742 5 жыл бұрын
Kuphuka khuba uhambawedwa
@canannkwanyana6731
@canannkwanyana6731 5 жыл бұрын
uKhuzan ungumladeli omkhulu kaMthanden yok int the yenziwa IGCOKAM uyayaz wolololooo uzonya lon 678
@sabelombongwa1764
@sabelombongwa1764 5 жыл бұрын
kanti naye Mthandeni uwumlandeli omkhulu kaKhuzan ngoba konke okwenziwa uKhuba ukwazi kahe
@canannkwanyana6731
@canannkwanyana6731 5 жыл бұрын
@@sanelentenga8609 wemay usufuna lokh ngichaz ayi manakanjalo
@bonganisotobe5299
@bonganisotobe5299 5 жыл бұрын
Canan Nkwanyana usangene ke wena ubani owaye emabhida ngo march eyokhothame enkosin kamaskandi engabiziwe ?
@bonganisotobe5299
@bonganisotobe5299 5 жыл бұрын
Geqele 4 life NTULI ukuthi aye emabhida engabizwange eyokhothama ku Khuubaaa
@muzimayiza6076
@muzimayiza6076 5 жыл бұрын
Kuyadlalwa ngathi LA kumaskadi umthadeni ufike waposta wasethi engasuke akhophe nghlaka 29 yena kodwa uma engacengwa engayeka yeyi
@samumaureen8698
@samumaureen8698 5 жыл бұрын
Muhle Khuzani
@malusimtambo208
@malusimtambo208 5 жыл бұрын
Up khuba up uyinkunzi mfoka mpungose
@thembaduma5323
@thembaduma5323 5 жыл бұрын
USamu uzkhalela ngobuhle beJongo lakwaMpungose
@hambajubabuthelezi7424
@hambajubabuthelezi7424 5 жыл бұрын
INHLOKO NESXHANTI ihlukanise Khuba ngabanaki yenza intoyakho wena odume ngayo thatha Khuba kukude phesheya kothukela
@hambajubabuthelezi7424
@hambajubabuthelezi7424 5 жыл бұрын
Simthanda enjl uKhuba uvuza lawomathe iwona aschazayo
@wandilemandisa3165
@wandilemandisa3165 5 жыл бұрын
Dunudunu mfanawam uzwa izigi, uyatatazela manje
@thokozanisithole232
@thokozanisithole232 5 жыл бұрын
le cd kaKhuzani iyabora weba izingoma zabantu
@noxolomhlungu756
@noxolomhlungu756 5 жыл бұрын
Noma ngazeba shuthi zizwakala kancono uma ziculwa uyena
@thobanindlovu3224
@thobanindlovu3224 5 жыл бұрын
AYIKHO INTO KAKHUZANI WENU
@luckylucky5566
@luckylucky5566 5 жыл бұрын
ukhuzan uyohlez eza emva kodwa lutho
@enzohsenzo520
@enzohsenzo520 5 жыл бұрын
Khuzani ulishayile udaka cishe 2 ozwakalayo
@lindokuhleblessing7522
@lindokuhleblessing7522 5 жыл бұрын
Wimpatha wena😂😂... mlandeli ka dunudunu😄😉👎
@fikilemthuli5978
@fikilemthuli5978 5 жыл бұрын
Enzoh Senzo luphi olwakho udaka siluzwe nathi
@bonganisotobe5299
@bonganisotobe5299 5 жыл бұрын
Awu kodwa orlando yabantu kanti vele kwenzakalan lapho 🤣🤣🤣🤣 emabhida sayboni ithombe zakhona
@elliassergio7727
@elliassergio7727 5 жыл бұрын
Ayi Zwide lenkabi izwa izigi ngempela manje 🤣🤣
@maliviwenwelana3748
@maliviwenwelana3748 5 жыл бұрын
Siyakhala isbhaxu......hawuuu xolela phela Khuba
@zandilesithole3241
@zandilesithole3241 5 жыл бұрын
Mmmmm
@bawelilengubane6863
@bawelilengubane6863 5 жыл бұрын
Cha ayikho into ebangwa ukhzani akahlukane nomthandeni uyamtalabha nje kwaphela Akafune abanye angaqhudelana nabo ushayiwe mffo vuma
@nkosinathimlambo8493
@nkosinathimlambo8493 5 жыл бұрын
Laba bayasdakela nje mxm
@ndumisonduzah9762
@ndumisonduzah9762 5 жыл бұрын
Yaah sobayasindelwa nina oMhlathi yabo kkk mhlathi yaboKhuba kkkk
@msasthole1779
@msasthole1779 5 жыл бұрын
Kunjalo khuba shayingoma
@bekezelancube1502
@bekezelancube1502 5 жыл бұрын
Woza nezingoma
@mhlelichristophersikhonde6556
@mhlelichristophersikhonde6556 5 жыл бұрын
Kwaguqa
@sfundomchunu2784
@sfundomchunu2784 5 жыл бұрын
Au anisyeke ngomgodi plz ncono ningibizele Iskorokoro sam
@bonganisotobe5299
@bonganisotobe5299 5 жыл бұрын
Sfundo Mchunu wee maye isehluleki lesi senu
@thobanindlovu3224
@thobanindlovu3224 5 жыл бұрын
ULIKHIPHILE UDAKA WENA UNYAKA WONKE UPHEKA IBHODWE ELIHLAZA KANJE YEKELA UKUCULA AYIMNANDI SITHOLILE IZOLO THINA
@hloniphanindlela3292
@hloniphanindlela3292 5 жыл бұрын
Cha kushukthi awukayazi ingoma..kodwa'ke angikudoli uma uphethwe umkhuhlane itaste yokudla ngeke uyizwe..kuyokusiza ukwehlisa isifo somona uvale ingqondo besubeka indlebe uzoyizwa ingoma.
@thobanindlovu3224
@thobanindlovu3224 5 жыл бұрын
@@hloniphanindlela3292 NDLELA NAMANJE NGILALELE INTO ENGIDINA KAKHULU NAYE USELINGISELA LOMUNTU NAYE USETHU ISANDLA SAKHE SIYATHINTA SIYADUMISA UBUZA OVUSI NOVA HHAYI BEKUNGAMUFANELE KUQHAMUKE NGEGCOKAMA LOKHO EBUZA OMAJOTHA KUPHI OKUHLUKILE KAHLE NDLELA AYIKHO ESANGIHLABA UMXHWELE LUTHO KUYABANDA NJE
@hloniphanindlela3292
@hloniphanindlela3292 5 жыл бұрын
@@thobanindlovu3224..hayi'ke akeniyodumisa isikorokoro thina sithi uyisilingo mali yami wangixabanisa nabantu ebengiphila nabo.
@manqobamaphumulo7600
@manqobamaphumulo7600 5 жыл бұрын
Hambani niyotobozana izinqa kwadunudunu
@thobanindlovu3224
@thobanindlovu3224 5 жыл бұрын
@@manqobamaphumulo7600 MAPHUMULO UMFUNDUMEZO WOZA
@khumbulanichonco4489
@khumbulanichonco4489 5 жыл бұрын
Ashila demede
@n.pntshingila2191
@n.pntshingila2191 5 жыл бұрын
Okwami ukuphawula kuthi... 😂😂 kumnandi kwamaskandi
@enzohsenzo520
@enzohsenzo520 5 жыл бұрын
Khuzani asimsabi nakancane siyi red nation thina sowathenga
@lindokuhleblessing7522
@lindokuhleblessing7522 5 жыл бұрын
Busu zwile kodwa mpatha ukuthi usenze u R1,5 million uKhuzani in two days😂😂😄😉
@mtakagogocele1855
@mtakagogocele1855 5 жыл бұрын
Awu leyokuntshontsha ingoma zabantu. Ingoma yeGcokama icala leMpama ingoma ka Dlubheka ethi yimi inqonqo ingoma ka Navigeter up ndimande up👹😈khuzane uyantsgontsha akasakwaz ubhala selokhu washiwa umuntu yenziwa
@lufefendavuza8112
@lufefendavuza8112 5 жыл бұрын
Kunzima
@engilithandayo2705
@engilithandayo2705 5 жыл бұрын
😂😂😂😂
igcokama Elisha lixolise ku Ngelo v no laze Laxolisela Thibela kuMshovo
18:15
бабл ти гель для душа // Eva mash
01:00
EVA mash
Рет қаралды 9 МЛН
ТЮРЕМЩИК В БОКСЕ! #shorts
00:58
HARD_MMA
Рет қаралды 2,2 МЛН
Ice Cream or Surprise Trip Around the World?
00:31
Hungry FAM
Рет қаралды 15 МЛН
МЕНЯ УКУСИЛ ПАУК #shorts
00:23
Паша Осадчий
Рет қаралды 3,6 МЛН
Kusolwa u'Tshatha' kuxoshwa umphathi Wo-Khozi FM
3:00
ZWIDE MEDIA TV
Рет қаралды 26 М.
Khuzani elingisela uMthandeni 😆😂😂
5:40
Njabulo Bright Vundla
Рет қаралды 220 М.
kungani ekaKhuzani noMthandeni isifike ekugcineni
7:50
GandaGanda Network
Рет қаралды 10 М.
Maskandi Mix (September 2024) - Izingoma Ezimnandi Vol 7
24:12
Inqanawe Entertainment
Рет қаралды 102 М.
Uganda vs South Africa | AFCON Qualifiers | Highlights | All Goals
8:44
Diski Breaking News
Рет қаралды 20 М.
Bobo Mfanawephiki echaza ngokwenzeka nge Langa ehlaselwa umphakathi
13:33
Bhanyazile Studio
Рет қаралды 59 М.
Igcokama elisha 2019 album launch  @workshop
8:41
KZN TV
Рет қаралды 135 М.
Maskandi Mix (July 2024) - Izingoma Ezimnandi Vol 6
22:48
Inqanawe Entertainment
Рет қаралды 302 М.
бабл ти гель для душа // Eva mash
01:00
EVA mash
Рет қаралды 9 МЛН