Usizi indoda igilwa intombi ekade igibele nayo itekisi

  Рет қаралды 53,342

TRANSFORMATION LIVE

TRANSFORMATION LIVE

Күн бұрын

Usizi usisi egila indoda ekade egibele nayo itekisi.
#podcast
#trending
#transformation

Пікірлер: 341
@mskhumalo5118
@mskhumalo5118 10 ай бұрын
😂😂for some reason this is the only story i laughed 😂😂 ubhuti efuna ukubulala inyanga 😅😅
@KhethuM
@KhethuM 10 ай бұрын
Nami ngizithole ngifa yihlaya when MC got to that part😂😂
@mskhumalo5118
@mskhumalo5118 10 ай бұрын
@@KhethuM 😂😂
@lithabonxongo
@lithabonxongo 10 ай бұрын
Awu ngavele ngafa ukuhleka ngingakezwa isphetho sendaba
@trinitytshiafhula8419
@trinitytshiafhula8419 10 ай бұрын
Kodwa kwakfane alande imali yakhe kuleyo nyanga
@phumlaniNtuli-b5w
@phumlaniNtuli-b5w 8 ай бұрын
Angikaze ngahleka kanjena
@SibusisoSimakade-ti4gg
@SibusisoSimakade-ti4gg 10 ай бұрын
Walayeka uBhovungane awuqali kwezinye izindawo ungakayi ekhaya.
@Mlindo1n0nly
@Mlindo1n0nly 10 ай бұрын
Hawu 😂😂🤣
@mthulisincube7392
@mthulisincube7392 9 ай бұрын
True
@sphamandlangcobo3099
@sphamandlangcobo3099 9 ай бұрын
Ay nami mnewe2 yayingeke ingthole ngoba ngeke ungjikise masengthe ngya kithi noma ngabumuhle kanjaan futh ngangeke ngiye ngisho kobooker lelo hour eyekhaya iqondile njee kmina
@sanethehappypill
@sanethehappypill 10 ай бұрын
😂😂yamfundisa lesson n yamnceda coz asoze aphinde ahambe evezela izfebe imali
@phathizwentuli8147
@phathizwentuli8147 10 ай бұрын
😂😂😂Yalunga😂😂
@kehlamangic1086
@kehlamangic1086 9 ай бұрын
Oh yes🥳
@happysgwebela8664
@happysgwebela8664 9 ай бұрын
😂😂😂😂
@NkanyisoMdladla-yw8xm
@NkanyisoMdladla-yw8xm 10 ай бұрын
Ngolokhu ngasho ngathi one day bazosbulala laba 😢😢😢phinde ngishele emontweni bamgila kabuhlungu ubafo aish
@sazishabz7869
@sazishabz7869 10 ай бұрын
😂😂 uSibisi wayesecabanga nokudubula nenyanga 😂😂
@siviwembatane3600
@siviwembatane3600 10 ай бұрын
Imagine ngobulima bakhe Sibisi ufundile, why engafaki imali bank 😂😂😂
@ntokozolucky3600
@ntokozolucky3600 10 ай бұрын
Inamanga
@SindiswaMbele-vh8oh
@SindiswaMbele-vh8oh 9 ай бұрын
Uyakwaz ukuxoxa kahle indaba izwakale yohh❤
@kheswa19
@kheswa19 10 ай бұрын
Ngyawazi lawomantombazane akuyekayo nje ukhulume wedwa.😂
@happysgwebela8664
@happysgwebela8664 9 ай бұрын
Muhle umsebenzi bhuti omdala syabonga 🙏❤
@BuyiMasiteng-lr3gr
@BuyiMasiteng-lr3gr 10 ай бұрын
oh shwele msindisi kwabuhlungu😂 uthando lwase mgwaqeni
@smarazondi6338
@smarazondi6338 8 ай бұрын
Exactly ithuba yazi uMah wasixoxela ukuthi wayesebenza endiyeni e Chatsworth uthi lamxosha indiya lathi akaqoqe konke okwakhe lizomnika leyo mali ya 2 weeks malibuya ehambe uthi uMah kwavele kwafika ingane yalo lelindiya uthi lengane yayimkhonzile uMah yafika yavele yanika uMah iskhwama semali yathi isayokwenza ukudla uthi uMa mayesivula kancane aybo imali uthi mhlampe yayiza la kwi thousand ngaleza khathi zakudala uthi Mah ngithandaze ngithi nkosiyami nasi islingo vele ngilinde ukuholelwa u R100 uthi ay ibuye ingane ayinike iskhwama sayo uMah uthi iphinde imnike ithi isayogeza bathroom uthi Mah ay ngathandaza owokugcina umkhuleko ngathi once yavulela amanzi ngyahamba ngempela awu uthi zaya uMah nemali yonke wafika eqiqingile komalume manje uhlezi unembez umudla ngaleyo mali sithi thina ay yayilethwe kuwe leyo mali straight 🤣🤣🙏🙏
@mbongenimncube781
@mbongenimncube781 6 ай бұрын
Mhhhhh 😢 What a lesson, thank you so much Bhut Menzi.... Syabonga Mfoka Baba 🙏
@MbizoG
@MbizoG 10 ай бұрын
uMahlase uzigwaze ngowakhe, but uMahlase have learned the hard way. It is very sad
@businzama6939
@businzama6939 9 ай бұрын
Wayelunga umfazi ulindile ekhaya nabantwana wena uyashela ematexn uyajika uya emahotela sasingekho nje isidingo sokuveza yonke imali uvelaphi wena ongazazi izifebe eThekwini 🤣🤣🤣🤣
@sizwemabele5398
@sizwemabele5398 10 ай бұрын
Uthando lamantombazane noCansi luyingozi kabi
@noziphokhumalo6090
@noziphokhumalo6090 10 ай бұрын
Bekumele axwaye ngesikhathi ithi intombi abakhulume isibone imali! Okwesibili umuntu ovuma kwenza konke ngosuku olulodwa😢
@osiniqt3957
@osiniqt3957 10 ай бұрын
Isgebengu ekulalekanga sesiyibonile imali 😂
@witnesskhoza1376
@witnesskhoza1376 5 ай бұрын
😂😅😂😅😂😅😂😅 alikho licili lelatikhotsa emhlana, I guess Sibisi has grown-up by now....
@bonginkosimazwixaba7140
@bonginkosimazwixaba7140 10 ай бұрын
Okuyizinyanga kuyasizakala phela mawuxakekile.... Kuqamba onke amanga
@nkululekosithole8430
@nkululekosithole8430 9 ай бұрын
Manje kwenzakalani nge KFC nama yogurt nochocolate 😂😂
@mapumulopampamela
@mapumulopampamela 5 ай бұрын
😂😂😂 angihleki I promise 😂😂😂 uthole esfundo ubhuti sophinde
@LungiNkosi-w5y
@LungiNkosi-w5y 10 ай бұрын
The fact that u cc saw imali and then said ngfuna ukulala sizokhuluma mangvuka😂😂😂.. ngvele ngahleka bese icacile nje ukuth impisi le.
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 10 ай бұрын
Yhooooooo hayibo ngokuhlangana nomuntu etaxin sowuyolala nayo inzima indaba yocansi liwubulele umhlaba.Buka isfebe sibaleke nemali yakhe khona lapho uyoqolwa yinyanga imali engaka.Isfebe savuka ekulaleni ngoba sabona imali and savele sazitshela ukuthi nayi inkomo engizoyisenga😂😂😂sorry Sibiya I hope you learnt a lesson ukuthi awuphathi ukheshi and awuhambe udlalisa induku nomikanjani.Kahlekahle u febelina lo wayenalo ucingo since akwazi ukubiza imoto 🇬🇧
@axolilekopman2065
@axolilekopman2065 10 ай бұрын
“A sexually disciplined man will go far in life. Once a man tames that part of his nature, he becomes an unstoppable force. Pretty face, big bums, curvy thighs, is the downfall of many men. Conquer that part, half of your problems solved Learn OR perish!!! “ This was written by a guy who refer to himself as Shadaya on twitter. Uhamba kubona MC mfowethu, as always thanks you for the free content with value adding life lessons.
@freedomofspeech-
@freedomofspeech- 10 ай бұрын
💯 agree!! Uthando locansi nabantu besifazane luzokubambezela
@zamasthole9083
@zamasthole9083 10 ай бұрын
Usbisi kwathukuthela idlozi nj ngalento akayenza ngeke usuke uthi uyakhaya nenkhwama bese uphelela endleleni usuyajola Khon la lavele lathi Ake ngimdelise Lo sfundo lesi umele sisifunde sabantu akaphole ubhuti ,😢syabonga MC 🙏
@nontsikelelontuli4449
@nontsikelelontuli4449 10 ай бұрын
Present our MC
@nokuthulacumbula1502
@nokuthulacumbula1502 10 ай бұрын
😂😂😂😂😂Aww kodwa ngo Mahlase,shuthi wavele wa dizzy yilentombi. Bakwethu kuyahlekwa noma kufiwe😂😂😂
@trickerafrican2632
@trickerafrican2632 10 ай бұрын
Ubushimane nobuqaba 😮
@mirandakhala1982
@mirandakhala1982 5 ай бұрын
Very interesting, wise and well said
@SindiswaSurname
@SindiswaSurname 10 ай бұрын
Kodwa Nkosi yami, Ihlase., ubhuti wami lowo😢
@tholinhlanhlamhlophe6194
@tholinhlanhlamhlophe6194 10 ай бұрын
A very good lesson ukungathatheki noma kanjani bafwethu zigadeni
@mabuyephethe
@mabuyephethe 10 ай бұрын
Wayimosha ngokuqhubeka ashele uMahlase kodwa wayengazi
@Nkifour4
@Nkifour4 3 күн бұрын
Bingalelel intokazi… beyakh itulo😅😅
@tlokwejulia2231
@tlokwejulia2231 10 ай бұрын
Mayeee,!!!!! Uyashela very same time seufuna ukuyohla, yikolokhu ozohlangabezanakho, iyooh bhuti wabantu xem
@phumzilemakhathini2516
@phumzilemakhathini2516 10 ай бұрын
Yuuu eladidisa amadoda jesu lamdida uhlase bakith . Bt wayona ngokuth angaqali ekhaya lakhe uma enomfazi noma nom enengoduso inedloz cs what ever ayezokthol ku girl wayezokthola emakhya lamlahl idlozi bt isfundo lesi😢
@ThulaniEnock-c7i
@ThulaniEnock-c7i 10 ай бұрын
😂😂😂uzoba strong sbiya 😂😂 bekufanele uthathe imali yakho usungathemba kanjani umuntu wesifazane ongamazi yooo Waze wasiphoxa isibongo sakithi lodoti wentombazane 😂😂vukani madoda 😮😮😮
@LuthandoDNgqulunga
@LuthandoDNgqulunga 10 ай бұрын
"The opportunity presented itself" "Ithuba layiveza".. Your intellect, analysis and reasoning is on another level.
@Zinhlesimelane-gl1gr
@Zinhlesimelane-gl1gr 8 ай бұрын
Walayeka😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂 bamfundisa yeerrr
@bonakelenguza
@bonakelenguza 10 ай бұрын
Usibisi uyalunga awukwazi kuphuma uGoduka bese endleleni uyobhukha nezifebe ongasazi yena kwakumele aphume ngemali yakhe usethemba umuntu angamazi
@MfanufikileBongani-sq3rw
@MfanufikileBongani-sq3rw 10 ай бұрын
Walayeka lomfo usabhayiswa ikuku😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅 iqaba mpela
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 10 ай бұрын
Present My Buti ❤️🙌
@phumzilemakhathini2516
@phumzilemakhathini2516 10 ай бұрын
Ncse bhovungane sfunda ngamaphuth bt nabant akebayek juba othathekil uma uya ekhaya qonda khona ngqo bes ke usungakwenz okunye ke emvakokuba usuqale enkotheni❤
@viking9167
@viking9167 10 ай бұрын
Tshela uSbisi ukuthi ngizoyi tracer mina leyo ntombazane uma efuna. Kodwa umsebenzi okhokhelwayo lowo. Ngiyi P.I. mina
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge 10 ай бұрын
Msize mfwethu
@UMHLAHLANDLELA
@UMHLAHLANDLELA 10 ай бұрын
@Viking Yini PI ngoba nami Nginomuntu engifuna ukumu tracer
@viking9167
@viking9167 10 ай бұрын
@@UMHLAHLANDLELA Private Investigator
@charlessukati4866
@charlessukati4866 10 ай бұрын
Kwavela ithuba and the poor guy was cleaned out by the girl. Lesi sifundvo emadvodzeni latsandza kufasa. The girl had no interest in him but wabukisa ngemali kwate kwavela lelo thuba 😮😮😮
@PeterMpongom
@PeterMpongom 10 ай бұрын
Akusalaleki isifebe sibone imali
@sandilemntungwa1538
@sandilemntungwa1538 10 ай бұрын
😂😂😂😂😂
@SeboleloMautloa
@SeboleloMautloa 10 ай бұрын
I like the stories they informative. The lesson learned in this story is that he should have separated the money especially when you are taking the taxi.
@sthembisondlovu7721
@sthembisondlovu7721 8 ай бұрын
''Nonhle Thema is a South African actress, presenter, and TV personality, born on 15 October 1981. She’s known for presenting music shows on Channel O and was a global brand ambassador for Dark & Lovely. She founded Nonhle Thema Productions and has also become a pastor.'' kwakuyiyo leyo namba kkkkkkkkkk
@papoletw
@papoletw 10 ай бұрын
Great listening to your informative stories Menzisto, thank you always
@kingbhungane
@kingbhungane 10 ай бұрын
Siyabonga bhuti
@nokwethembavilakazi3442
@nokwethembavilakazi3442 Ай бұрын
Esefuna ukukhala😂😂😂😂😂
@0fent5e
@0fent5e 10 ай бұрын
Like number 200 🎉🎉
@NtobekoMahlutshana
@NtobekoMahlutshana 10 ай бұрын
UBafo waphucwa yidlozi lemali, lezimali esizitholayo akuzona ezethu, bamupha, wayiphatha budedengu zamphuca yona. Afunde ukuthi imali ayiphiwe abadala iyahlonishwa.
@sanelisovincentmasuku
@sanelisovincentmasuku 10 ай бұрын
😂😂😂😂hauu nxese bhovungane
@zodwadlamini4213
@zodwadlamini4213 10 ай бұрын
Our Menzi cela more vidoe why you guys aniwenzi amaningi
@simpleforex1299
@simpleforex1299 10 ай бұрын
Because you are not liking and watching ads.
@NeliswaNdebele-uo6ry
@NeliswaNdebele-uo6ry 6 ай бұрын
😅Usisi nje wayegidelwe elakubo.Menzisto engingakusho nje bhuti wami amadoda awayekele ubulima.
@thembimoetanalo6685
@thembimoetanalo6685 10 ай бұрын
Ekungenzeka igama nesbongo kwakungawona amagama walentombazana
@MichaelMohale-z4p
@MichaelMohale-z4p 10 ай бұрын
Hayikhona it's hectic out there. We must be careful
@siviwembatane3600
@siviwembatane3600 10 ай бұрын
😂😂😂 yamulaya uzovuka isiBusi lakhona 😂😂😂
@cromwelgcina9707
@cromwelgcina9707 10 ай бұрын
MC awqhubeke umsebenzi omuhle
@samuzwane9481
@samuzwane9481 10 ай бұрын
Aw kwashesha bo kuqonywana ngosuku kulalwa ngosuku isimilo nje asisabonwa
@ChangesSithole
@ChangesSithole 10 ай бұрын
It's eye opening, syabonga
@sphesihlndebele4841
@sphesihlndebele4841 10 ай бұрын
Ngiyigqwele ngenxa yakho ❤😂
@sibonelomthembu1614
@sibonelomthembu1614 10 ай бұрын
, 😂😂😂😂😂😂 Ey ngyacabanga nje inkabi isifuna ukukhala izofika ekhaya ingaphethe lutho ngenxa yesfebe
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge 10 ай бұрын
Ey ufike uvathazela😅😅😅😅😅
@bongekambatha5753
@bongekambatha5753 10 ай бұрын
Utshani obulele buvuswa ngomlilo😂😂😂😂
@phumlaniNtuli-b5w
@phumlaniNtuli-b5w 8 ай бұрын
Ithuba elaveva😂😂 nayo ingane yayingaqondile imali impande yesono
@kheswa19
@kheswa19 10 ай бұрын
Wagileka uMahlase weeeee ayi!
@mosessibisi3309
@mosessibisi3309 10 ай бұрын
Eyyy kodwa uBafo naye😭😭💔💔
@Nkifour4
@Nkifour4 10 ай бұрын
Inhliziyo yentokazi yavele yathi “uyahlanya u Sibisi ungnika u 400 ephethe imali engaka walahla nje ngzoyithatha yonke”😂😂😂😂😂
@SaneleZondi-vy6cb
@SaneleZondi-vy6cb 9 ай бұрын
Mahlase umshayi wesinqa strong 50k
@ChuseOwen-yu5nn
@ChuseOwen-yu5nn 10 ай бұрын
😂😂walayeka Sbisi uqonwa kancane
@bonganiprince3380
@bonganiprince3380 10 ай бұрын
sonke siyafunda ngabafazi kanzima futhi samson and solomon bayazi nabo 😂😂😂
@businzama6939
@businzama6939 9 ай бұрын
Yathanjiswa ukubona Ingolstadt lemali 🤣🤣🤣
@PeacefulDrum-wy9yh
@PeacefulDrum-wy9yh 10 ай бұрын
😂😂 anghlekinjalo ifa leziwula lodliwa zihlakaniphi kuse Goli la lala lulaza bazokwrnbula
@CeboMngoma
@CeboMngoma 6 ай бұрын
Lwabuhlungu udaba lwabhovungane...kodwake uyingqwele ebingavuthiwe hleze ufundile ngalesenzosakhe ukth umuntu akathenjwa ikakhulukazike nongamazi kunzimakakhulu
@MondliMhlongo-db9vd
@MondliMhlongo-db9vd 10 ай бұрын
Hhawu kodw ngomahlase wabantu 😂😂😂😂😂
@mapumulopampamela
@mapumulopampamela 5 ай бұрын
Manje inyanga ebulawelwan😂😂😂😂 😂😂 ?
@stanleyshibe6138
@stanleyshibe6138 10 ай бұрын
Love this story.
@UnqambothiMarketing
@UnqambothiMarketing 10 ай бұрын
Engingakusho lapha ukuthi lendoda yakwaSibisi yalahlwa isidalwa sakubo. Akakhohlwe ukuziphindisela kulentombazane nakulenyanga kodwa afune ukuthi yini lena efuna isidalwa ukuba ayenze ekhaya kubo. Akabonge ukuthi usaphila njengamanje anake umsamo wakhe. Imali ayisho lutho ngoba uphinde usebenze uyithole futhi, yize isikhathi sesikulahlekele. Okwesibili, ukuthi kuyingozi ukukhangisa ngomcebo ngoba ugcina usuzikhandele amaqola angenasidingo
@nomsahlophe5890
@nomsahlophe5890 10 ай бұрын
Yooo wazilaya yena usbidi wayeyokwenzani enyangeni ukube waya ku counselling eyokwe lulekwa 🤭🤭🤭
@philanimdumavundla
@philanimdumavundla 10 ай бұрын
😱😱😱Kwake kwaba nzima Aibo
@Nkifour4
@Nkifour4 10 ай бұрын
Bahlaniphe kabi abesmame, ngekathi ithi iyalala nje, beyisamgayela amathambo engcondo.😊
@Luyanda-sz2qv
@Luyanda-sz2qv 9 ай бұрын
😂😂😂 exactly
@chelsierobertson8468
@chelsierobertson8468 10 ай бұрын
Wasebenza u gal ayibooo😂😂😂😂 yes wena mama
@patrikhumalo6737
@patrikhumalo6737 10 ай бұрын
Very informative story Bhuti we learning a lot from this real stories that happened here is SA don’t say this is far from me it can happen to anyone guys let’s be careful the guys is not wrong and the girl saw an opportunity yekani ukuhamba nishela nempukane indlula stick to your person do not put your partner is danger thank you
@SmangaThwala-z7l
@SmangaThwala-z7l 10 ай бұрын
Hmmm ei wayikhuluma indaba yethuba elizivezayo mfo Ave liyingozi
@sinesiphosibula5195
@sinesiphosibula5195 10 ай бұрын
Singawadluli ama ads guys please ❤
@viking9167
@viking9167 10 ай бұрын
Siya download. Sibuka offline
@TomásMarquele
@TomásMarquele 10 ай бұрын
Why?
@sinesiphosibula5195
@sinesiphosibula5195 10 ай бұрын
@@viking9167 K
@sinesiphosibula5195
@sinesiphosibula5195 10 ай бұрын
@@TomásMarquele because!
@SaziGidela
@SaziGidela 10 ай бұрын
Elikaban i data kambe 🤔☺🤔😀
@mlungisimkhize983
@mlungisimkhize983 10 ай бұрын
23:55 Izilingo zihamba nawe uma ungazihlolisisi 😂
@claudiamakhathini7515
@claudiamakhathini7515 10 ай бұрын
Dankoh❤
@nokuthulacumbula1502
@nokuthulacumbula1502 10 ай бұрын
Ngisamele i ad iphele MC Menzisto.Five minutes kodwa ke ngizolinda😊
@xolilelanga1917
@xolilelanga1917 10 ай бұрын
😂😂Ijo isihluku
@PhumulaniSbu
@PhumulaniSbu 4 ай бұрын
Ey walahlwa yidlozi ngeke uthy usufikile ngakini usulala emadolebheni
@BalungileMsomi
@BalungileMsomi 3 ай бұрын
Yalimala insizwa ngemali nezimpahla 💔😭
@SaneleKhanyile-b1n
@SaneleKhanyile-b1n 10 ай бұрын
😂😂😂😂ayh mahlase madoda
@QaphaniZwelihle
@QaphaniZwelihle 10 ай бұрын
Isifundo engisitholile ukuthi uma wenze iphutha waze walahlekelwa kumele uzixolele wamukele ukuthi ulahlile .ungalokhu wehla wenyuka uzama usizo ezinyangeni ngoba uzolahlekelwa ilokhu okuncane okusalile 😔
@jabum3425
@jabum3425 10 ай бұрын
Yoooo ave beluthanda cansi
@sifisozondo3121
@sifisozondo3121 10 ай бұрын
Usizi Chronicles
@SikhumbuzoSifisoGumede
@SikhumbuzoSifisoGumede 10 ай бұрын
Walayeka uJikeleza
@kamaveetv
@kamaveetv 10 ай бұрын
Kodwake akukho lapha agetshengwe khona uMahlase uyena owadidwa isinene kanti vele uyisibhayizane,veleke ayikho igqenene yamahhala kodwa lomahlase akusuye owakanongoma nje 😂😂
@victormfanafuthihadebe9443
@victormfanafuthihadebe9443 9 ай бұрын
Haha thixo 😂😊
@lwandilemdutshane9240
@lwandilemdutshane9240 9 ай бұрын
Intaba azihlangani kodwa abantu bayahlangana, ilanga layo linye lentombazana.
@MhlengiHamilton
@MhlengiHamilton 10 ай бұрын
Idedele Mfwethu kade slindile
@CebisileThwala-l4z
@CebisileThwala-l4z Ай бұрын
Kuyingozi ukuhamba ushela bantu besilisa qaphelani kubi 😢😢
@kheswa19
@kheswa19 10 ай бұрын
Wenza elikhulu iphutha ke ngokuya ezinyangeni uMahlase. Kwakumele avele akhohlwe yilento yalentombazane.😂
@ayandantombela509
@ayandantombela509 10 ай бұрын
Yamshaya lentombazane uNonhle Thema icelebrity lakuTV, ingane ka mama Chynthia Shange.
@kehlamangic1086
@kehlamangic1086 10 ай бұрын
Lombhemu wasukela impis'lele😢
Usizi luka Mame wase Kranskop
25:35
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 41 М.
Ukhala izinyembezi ojolelwe indoda yakhe
24:43
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 24 М.
A Child's Big Mistake Turned Into an Unforgettable Gift #shorts
00:18
Fabiosa Stories
Рет қаралды 43 МЛН
Banana vs Sword on a Conveyor Belt
01:00
Mini Katana
Рет қаралды 77 МЛН
Тест на интелект - Minecraft Roblox
00:19
ЛогикЛаб #2
Рет қаралды 1,4 МЛН
Who is that baby | CHANG DORY | ometv
00:24
Chang Dory
Рет қаралды 35 МЛН
Exemption Rights in Christ.
18:35
Temi Akinsanya
Рет қаралды 1
Akakholwa namanje ogilwe intombi ku Facebook
33:59
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 47 М.
UMFAZI WAMI WALALA NENDODA NGIBUKA
1:09:07
THULELENI TV
Рет қаралды 833 М.
Usizi Lwe Private Investigator Eyalala Endlini Yentombi Eyayiqala Ukuyibona
29:44
Why I Don’t Worry When Things Don’t Work
44:07
Myron Golden
Рет қаралды 757 М.
Usizi inyanga ihluleka ukubuyisa umuntu othwetshuliwe
30:37
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 38 М.
How To Get Rich Starting From $0 Part 1
55:15
Myron Golden
Рет қаралды 1,4 МЛН
Valentines Day Sad Stories.
23:01
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 31 М.
Usizi owesilisa edla ingane kamngani wakhe
28:56
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 37 М.
A Child's Big Mistake Turned Into an Unforgettable Gift #shorts
00:18
Fabiosa Stories
Рет қаралды 43 МЛН