Usizi LukaFakazile Ximba WasePomeroy Owadutshulwa Phambi Kwezingane Zakhe

  Рет қаралды 25,694

MC Menzisto Media

MC Menzisto Media

Күн бұрын

Пікірлер: 131
@sjavakhamuver7706
@sjavakhamuver7706 Ай бұрын
Ngyajabula xa video yakho ithi 25 minutes kuyaphezulu🔥👌
@bernabomanhice5125
@bernabomanhice5125 29 күн бұрын
That's Me Dear😅
@khanyisocrowder7731
@khanyisocrowder7731 29 күн бұрын
Nami
@safetyconsultance3439
@safetyconsultance3439 28 күн бұрын
Short once are boring
@Edwinmbatha
@Edwinmbatha 27 күн бұрын
Asseblief
@XolaniNgcobo-jh3ms
@XolaniNgcobo-jh3ms Ай бұрын
NDW mina Bhuti kodwa ayiiii uyangilapha ngampela, insizwa nje ezisondelene nami ngihlezi ngishumayeza ngamazwi akho Bhuti 🙏👏
@musazuma9609
@musazuma9609 Ай бұрын
Yaze yabuhlungu lendaba, kodwa ngiyafisa lensizwa Ike ilufake nasemaphoyiseni loludaba kwenzeke ubulungiswa. Umuzi bekumele ibuze kwabaka Ngema ukuthi bawuthola ngaliphi. Nami ngiyavumelana nawe MC ukuphindisela akusona isixaxululo. Asibonge MC 👉👍
@mthobisimadondo6829
@mthobisimadondo6829 17 күн бұрын
Mmm what about impilo yakhe ezoba isisencupheni kokufa
@ThulisileNtuli
@ThulisileNtuli Ай бұрын
Siyabonga MC, kungasekhaya lapho ePomeroy noma udaba bengingalwazi😮
@TkShabalala-f4g
@TkShabalala-f4g 18 күн бұрын
Watching 4rm Newcastle
@nomusabuthelezi759
@nomusabuthelezi759 2 күн бұрын
Watching from Pocthfstroom 🎉🎉
@nonhlanhlashelembe-yd1cl
@nonhlanhlashelembe-yd1cl 12 күн бұрын
Siyabonga izindaba zakho ziyafundisa ukuthi ungaphindiseli ngokubi ukuphindisela akukona okwakho
@MkhuluNgubeni
@MkhuluNgubeni 15 күн бұрын
Sawubona MC and the viewers: MC I am watching you from Shaldon - KwaMhlanga. Siyabonga Nkabiyami with the life experience teachings.
@manyanyisa-T
@manyanyisa-T 7 күн бұрын
Ngakith ke laa Kuse msitha Epomeroy kwaMashiyemfene la esigqok khona🙏🏾
@ayandabuthelezi-ln3sj
@ayandabuthelezi-ln3sj 2 күн бұрын
Good storytelling
@NkosinathialexShabalala
@NkosinathialexShabalala 29 күн бұрын
Sesiyazi sthole uwena umbulali uhlangene nomcanebengane umkakho mele alazi iqiniso nezin ganezakho😢😢😢😢
@AyandaMda-e4i
@AyandaMda-e4i 15 күн бұрын
Bhut'Omdala compliments im still enjoying your teachings stay blessed and take care 🥰🫂
@Apostle_Mlungisi
@Apostle_Mlungisi Ай бұрын
Watching from eswatini
@SomnandiKhwanase
@SomnandiKhwanase 13 күн бұрын
Lempi ngeke iphele
@effiemasuku
@effiemasuku 29 күн бұрын
Umona we family 😮 Suka eduzane ne family Uma ufuna ukuphumelela nokuphila.
@makhosinimadinane9182
@makhosinimadinane9182 24 күн бұрын
Imfundiso enhle, MC. ❤
@vsmmthethwa7865
@vsmmthethwa7865 24 күн бұрын
MC we thank you brother 🙏
@okaMbovu
@okaMbovu 29 күн бұрын
Asibulawa abantu abakude kunathi🤞
@nkosinathifamily5375
@nkosinathifamily5375 24 күн бұрын
MC you are the best my brother.
@victormfanafuthihadebe9443
@victormfanafuthihadebe9443 18 күн бұрын
Akabashaye hha ngeke
@Express4462
@Express4462 Ай бұрын
Asibonge MC, lunzima oludaba mfethu. Watching from Cape Town
@mthobisimadondo6829
@mthobisimadondo6829 17 күн бұрын
Bazebakhohlakala labomama😭😭😭😭
@SiphathisiweMoyo-v4q
@SiphathisiweMoyo-v4q 24 күн бұрын
😢😢 kwaze kwazela
@MrenaRusai
@MrenaRusai 8 күн бұрын
Nami ngake ngasukelwa umunt ethi ngimntshele I driver's license yakhe 2006 December ngeke ngikhohlwe ngacishe ngafa ngfela into engingayazi kuze kube I namhlanje ngike ngizibuze ukuth kazi ngempela loyambhemu ngangimenzeni till today ngiyamnyanya ngike ngfise nje ukuthola ilahle ngivele ngimshaye 🤞
@yekaninhlakanipho9229
@yekaninhlakanipho9229 Ай бұрын
Ewuu 😢 kubuhlungu kodwa leyongane engathi ingengene esilingweni sokubabulala 😢
@mthokozisimad7528
@mthokozisimad7528 25 күн бұрын
Yazi angikalaleli but sengi like. Dankie mtakababa
@SangeMbunquka
@SangeMbunquka 28 күн бұрын
I am watching you from the Eastern Cape Menzisto
@SimphiweMkhize-t2d
@SimphiweMkhize-t2d 27 күн бұрын
I'm watching you I'm from Richard bay
@nhlahlazulu8354
@nhlahlazulu8354 Ай бұрын
Izinga lakho bhuti lokuchaza kanye nobuhlakani onabo is very high I'm very careful and cautious now in everything I do,ijele ke lona sengilesaba kakhulu mfethu Thank u very much
@senzonxele860
@senzonxele860 Ай бұрын
MC lendaba oyixoxayo ingivusela izilonda ngenkathi kubulawa ufowethu engimulamayo ngo 2009 December,ngashiya nje kanjalo.abaningi babo abasekho nabo emhlabeni ngise Machunwini mina eMadulaneni,eMsinga.
@sjavakhamuver7706
@sjavakhamuver7706 Ай бұрын
Phephisa mf2 kwabuhlungu ukuzwa lokho
@preciousziqubu9419
@preciousziqubu9419 14 күн бұрын
Yoooo😢😢so painful 😭
@makamubonganiterrence2137
@makamubonganiterrence2137 Ай бұрын
Danko Mc 🙏🏾🙏🏾🙏🏾🎄
@XolaniFortuneNzimande
@XolaniFortuneNzimande 28 күн бұрын
Bhuti Menzi I'm watching you from Pietermaritzburg kzn ❤
@NjabuloVilakazi-b1y
@NjabuloVilakazi-b1y Ай бұрын
Watching from delft cape town
@SfisoXulu
@SfisoXulu 16 күн бұрын
Awuuu abafwethu 😢
@SizweZuma-s6r
@SizweZuma-s6r Ай бұрын
Big up Mc Menzisto syakulandela eNanda
@VusiMchunu-i9u
@VusiMchunu-i9u Ай бұрын
Khuphuka laphoooo matete
@Vezi864
@Vezi864 13 күн бұрын
Matete inumber yakhe yangaphakathi yin Bhuti
@dumisanimchunu600
@dumisanimchunu600 25 күн бұрын
Nami ngingaba bulala, kulungile noma ngingafa, ngifile already 😢😢😢😢
@sandilemntungwa1538
@sandilemntungwa1538 27 күн бұрын
Kwaze kwalikhuni ezweni, ngizolokhu ngikhale njalo ngithi hawu kodwa umndeni 😢
@MabuthoDubandlela
@MabuthoDubandlela Ай бұрын
Khuphuka lapho mfokaCebekhulu uMthetho Cele eShowe eMlalazi
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 Ай бұрын
Present My Buti ❤🙌
@MCMenzistoMedia
@MCMenzistoMedia 29 күн бұрын
Big up
@Nqobbile9120
@Nqobbile9120 Ай бұрын
Syabonga MC ❤❤
@Khawu
@Khawu Ай бұрын
Dankoo Mr MC ifundiso 🙏🙏
@SibusisoHadebe-y2q
@SibusisoHadebe-y2q 29 күн бұрын
Labuhlungu loludaba MC syakulandela ngasosonke iskhathi
@LindiweMthembu-j4v
@LindiweMthembu-j4v 29 күн бұрын
Watching from L.A
@MCMenzistoMedia
@MCMenzistoMedia 29 күн бұрын
Welcome aboard!
@MsingaHardwareMsingaHardware
@MsingaHardwareMsingaHardware 22 күн бұрын
Ngaze ngabuzwa ubuhlungu💔💔💔💔
@SifisoSithole-r7e
@SifisoSithole-r7e 25 күн бұрын
Yaz ngavele ngamenyanya lo Sithole 😢
@CebisileThwala-l4z
@CebisileThwala-l4z 26 күн бұрын
Isono 😢😢
@tshedisoletlojane2409
@tshedisoletlojane2409 28 күн бұрын
❤❤❤
@thembamthembu7980
@thembamthembu7980 Ай бұрын
Watching from Stanger (KwaDukuza)
@sontomabuza1099
@sontomabuza1099 Ай бұрын
Liyasiza kakhulu uhlelo lwakho Nami ngike ngimeme abantu ngalo nokuthi ukuzibulala akusizi xem nokubulala omunye akusizi futhi yekela nje ku Nkulunkulu azigwebele
@jamesndiyaza
@jamesndiyaza 29 күн бұрын
Ngoba into enhle ngengane ukuthi aykhohlwa, ibuhlungu lendaba. Lemizi okhuluma ngayo ngyayazi coz ngike ngahlala ePomeroy eNhlanhleni.
@sabelongqulunga8486
@sabelongqulunga8486 27 күн бұрын
KwaYeyesa sikulalele MC🙏🏿
@mbongisenintshalintshali5380
@mbongisenintshalintshali5380 Ай бұрын
Sho brazo sesikhona syabonga
@HalalisaniManqele-n9x
@HalalisaniManqele-n9x 19 күн бұрын
Yaze yangicasula le ndaba MC bhuti ngathi ngizogcina ngidinga i cancelling kwamina😢 ngyabona bekofa abantu kulento 💔eii sbonga wena uThixo akugcine mnewethu
@SyandaGumede
@SyandaGumede 24 күн бұрын
Yabuhlungu lendaba
@gugumahlangu4455
@gugumahlangu4455 26 күн бұрын
Yooo 😢😢😢
@nomvulalangasiki3927
@nomvulalangasiki3927 24 күн бұрын
Enkocy nge lesson
@UmlunguEngineer
@UmlunguEngineer 29 күн бұрын
Where's our background music Kant 😢
@bongythwala9840
@bongythwala9840 28 күн бұрын
Awusiyeke wena asifune Msindo thina
@nkosinathikhanyile9604
@nkosinathikhanyile9604 2 күн бұрын
MC sicela utholele lo mfo usizonl olu professional coz uzwakala elimele kakhulu emqondweni. Yaze yabuhlungu le ndaba. Sicela futhi azame ukuvulela icala abasolwa bonke.
@ZaneleMzileni-z1h
@ZaneleMzileni-z1h 29 күн бұрын
Ngathi zingaboshwa lezinja Sukumar mfana uvule icala
@PhumulaniSbu
@PhumulaniSbu Ай бұрын
Akavule icala baboshwe labo cc nalo Sthole
@mninawecetyana-v9v
@mninawecetyana-v9v 15 күн бұрын
😢😢😢😢😢😢😢
@ngcobonomusa
@ngcobonomusa 29 күн бұрын
Thank you bhuti MC but xa uza ecape town awutsho
@MCMenzistoMedia
@MCMenzistoMedia 29 күн бұрын
Ngikhona nje
@thembasibiya9986
@thembasibiya9986 Ай бұрын
Baze bakhohlakala abantu uyezwa kodwa nginesiqiniseko sokuthi levideo izobathusa kuhlanganise noMr Sithole lowo kanye nalo owathi awuthi ngingine endlini ngingaze ngiqhunyelwe zibhamu, ebese kuba umndeni westepfather inkosi impela kusadwebeka uV lana
@skholiwengobese1036
@skholiwengobese1036 29 күн бұрын
🤘🤝🤝
@michaelmhlongo5966
@michaelmhlongo5966 28 күн бұрын
Sanibonani eMsinga ngikhulele khona ngafunda khona esikoleni emadudula,lendaba angiyazi kodwa siyabonga Menzisto,,2005 besengisegoli ngoba ngiqede isikole 2002.
@ndamathiya
@ndamathiya 29 күн бұрын
😢😢😢
@velasbonelo9702
@velasbonelo9702 Ай бұрын
Ey yanzima lendaba
@SiphamandlaKhoza
@SiphamandlaKhoza Ай бұрын
Qe Cebekhulu bhuti asilali uma ungalele
@vsmmthethwa7865
@vsmmthethwa7865 24 күн бұрын
Igazi lomuntu liyakhuluma umona isifo esingalapheki
@philanimdumavundla
@philanimdumavundla 29 күн бұрын
Yaze yabuhlungu le ndaba 🤦🏽‍♂️ but ngibonga izeluleko omuphe zona 🙏
@NtobekoMtungwaFortunate
@NtobekoMtungwaFortunate 24 күн бұрын
Kwaze kwanzima Ai wamyala kahle bhuti ngoba akasezovuka ngempela,kuphela nje kumele athole ukuthi wenzekani emzini wakubo
@ZaneleDube-u7q
@ZaneleDube-u7q 27 күн бұрын
Ibuhlungu lendaba kababophise p2
@SikhumbuzoSifisoGumede
@SikhumbuzoSifisoGumede Ай бұрын
SS Gumede watching from Witbank Mpumalanga
@WandileNgema-su9kq
@WandileNgema-su9kq 29 күн бұрын
Gumede the landlord?
@thandomzolo7649
@thandomzolo7649 Ай бұрын
😇😇😇
@muziwenkosimafu4119
@muziwenkosimafu4119 26 күн бұрын
Kodwa kukhona okumele kwenziwe la ngeke phela
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 Ай бұрын
Hmmm lwabuhlungu udaba usho My Buti ngeke alivuse lelicala baboshwe labantu engabe bathini mabebuka izingane abaziphuca abazali zincane ❤🥲
@nduduzomhlongo4677
@nduduzomhlongo4677 Ай бұрын
Lomfana akafune izinto zikanina nx singaphela phela abantu
@NtathuRamothwala
@NtathuRamothwala 2 күн бұрын
Mesabe umuntu wasemndenini
@thembisilenkosi9353
@thembisilenkosi9353 29 күн бұрын
Ibuhlungu indaba yomndeni ngoba kuvesane kuvuke umona bese uma abantu sebahlupheka bamangale, akaphume kuwo lowomndeni ahlanganise impilo yakhe nomndeni wakhe awuphembayo yebo isilonda sohlezi sikhona kodwa wonke umuntu ekugcineni uyayikhokhela imisebenzi yakhe engababophi uzochithakalelwa isikhathi egijima izinkantolo ngokonakala kwabantu abasithwale leso sono abasenza ayikho into engaveli ngaphansi komthunzi welanga ngibafisela ukuthula nokuxolela ukuze izibusiso zabo bazozithola.
@NathiMkhabela-s9p
@NathiMkhabela-s9p 29 күн бұрын
Uyindoda bhuti
@NoniNtandoSojada
@NoniNtandoSojada Ай бұрын
👋👋👋
@drsammahlaba5532
@drsammahlaba5532 Ай бұрын
Ubutha obusemndenini bungaphezu kokwenza.
@zwimchunu4730
@zwimchunu4730 28 күн бұрын
Manje angeke yini bafune ukubulala lengane manje ngoba bebona ukuthi mhlampe ingababulala
@bernabomanhice5125
@bernabomanhice5125 29 күн бұрын
Keep Talking,I'm Always On Standby To Keep Listening 🎉
@NunuMbele
@NunuMbele Ай бұрын
Yaze yabuhlungu lendaba 😭
@ntokozombatha1335
@ntokozombatha1335 Ай бұрын
Mutshele icala kaliboli akayosho emaphoyiseni bazoboshwa
@njabulodladla5890
@njabulodladla5890 Ай бұрын
Mc uyalubeka udaba engikuncomayo ngawe ukuthi uyaluxoxa bese ekugcineni uxhwayisa. Sengathi nabanye bangenza njalo. Sibonge mfethu. Onezindlebe makezwe.
@phililemakhumalo3915
@phililemakhumalo3915 28 күн бұрын
That’s how Inkabi is created… Bona laba ababexoshwa emsebenzini babenzeni?
@orahthwala1875
@orahthwala1875 29 күн бұрын
🤐
@nombuyiselomthembu307
@nombuyiselomthembu307 29 күн бұрын
usizi
@oramalatjindlovu1653
@oramalatjindlovu1653 29 күн бұрын
Kodwa Nkosi uthuleleni
@Sebastian-nl4ce
@Sebastian-nl4ce 27 күн бұрын
I still want revenge for my father, ngsazobulala ababulali bakhe. Omunye wabo Usekhona
@SibusisoSimakade-ti4gg
@SibusisoSimakade-ti4gg 26 күн бұрын
O.k
@BusiMbatha-m9m
@BusiMbatha-m9m 27 күн бұрын
Uxoxa sengathi awukho focus,kuba sengathi uyaphazamiseka,ubuye uphinde into eyodwa kube sengathi uyangabaza, ubuye uhlehle ubuyile emva
@Nomaqhiniso
@Nomaqhiniso 27 күн бұрын
Wee Busi oeh😢uyaqena uku zivulela eyakho I channel ethii wena 😊ngoba thina We cruising nicely this side 🫠🥰
@thabilemkhize2585
@thabilemkhize2585 Ай бұрын
Lwaze lwabuhlungu udaba😢
@sakhiseniabsa7602
@sakhiseniabsa7602 Ай бұрын
Akaxole umfwethu, Nami babulala ubaba kodw ngeke kuthiw sengiyazibuyiselela baryt necala labo
@PhumzileZondi-y6o
@PhumzileZondi-y6o 29 күн бұрын
Mfana kagogo thandaza kakhulu inkosi izokusiza ungababulali ukhona umthetho nothixo ukhona uzokuziza
@TswalediHlakudi-p3q
@TswalediHlakudi-p3q 27 күн бұрын
is it possible that he can open a case of murder, even though the incident happened 20 years ago?
@sthembelemnikathi12
@sthembelemnikathi12 28 күн бұрын
sowenza ama video ngefoni manjena😥😭
Isakhala namanje insizwa edonsa u 19 years eJele
29:49
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 49 М.
Гениальное изобретение из обычного стаканчика!
00:31
Лютая физика | Олимпиадная физика
Рет қаралды 4,8 МЛН
The evil clown plays a prank on the angel
00:39
超人夫妇
Рет қаралды 53 МЛН
Quilt Challenge, No Skills, Just Luck#Funnyfamily #Partygames #Funny
00:32
Family Games Media
Рет қаралды 55 МЛН
DANGERS OF OWNING A GUN[PART 3]
25:07
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 123 М.
Izinkabi chronicles [Episode 17]
39:06
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 123 М.
wadubula inyanga imnikeze umuthi  o wrong  Ep88
12:47
Mkhanyakude TV 01
Рет қаралды 8 М.
Kuphele ngezinyembezi kwabekade bejola ku Facebook
20:06
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 27 М.
UMFAZI UTHI NGITHWELE NGAYE
52:19
THULELENI TV
Рет қаралды 101 М.
Ayanda Msweli Foundation | Kwa Shobashobane Massacre | Episode One
1:04:42
IZINKABI CHRONICLES (Episode 6 - Matebhe's story)
23:04
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 72 М.
Гениальное изобретение из обычного стаканчика!
00:31
Лютая физика | Олимпиадная физика
Рет қаралды 4,8 МЛН