Рет қаралды 761,816
Yabhala le nsizwa yase South Coast. Ithi uma uvakashele ekhaya lami yazi phela indawo la kumele kuhlale khona izivakashi. Musa ukugcina usungena emakameleni ngoba indawo yomnumzane wekhaya leyo. Hlala la kumele uhlale khona ukuze uzokhula wazi ukuthi iyahlonishwa indawo yokulala yomunye umuntu. Usufunani emakameleni?