UVEZE UKUNUKUBEZWA KWENGANE YAKHE OWADUBA IKHAYA.

  Рет қаралды 119,879

Stetelegu Media

Stetelegu Media

Күн бұрын

Пікірлер: 843
@feliciamtyingizane5666
@feliciamtyingizane5666 2 ай бұрын
Angisaboni emehlweni zinyembezi luze waphela hlelo ngikhale la labantwana babini ngiyabonga Stetelegu you are such a wonderful presenter uyayenza lento sisi futhi sisphiwo sakho enkosi mntanam u Thixo asigcinele wena akukhulise kulendlela ye Ngonyuluka intle lento ayidingi ukoniwa
@s0egalmafu
@s0egalmafu 2 ай бұрын
Kunzima mfoe NAMI sdalo ngikhale ibhadi😭
@phumlanivilakazi
@phumlanivilakazi 2 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu cc kodwa uyadinga ukuboshwa lobaba khona ezoyocula ingoma ejele
@phumlanivilakazi
@phumlanivilakazi 2 ай бұрын
Lobaba ukhohlakele naye uma lona omvikelayo
@NtshutuMotaung
@NtshutuMotaung 2 ай бұрын
Tnx very much sis Stetelegu I wish I can meet u personally to thank u ngiyabonga uimbogodo ❤❤ u Hobson eqwaqwa free state
@JacquelineDhlamini-Vilakazi
@JacquelineDhlamini-Vilakazi 2 ай бұрын
Ngiyamzonda lowo mama ngingamazi,, ngathi angasha, avuthe ehamba😭😭😭
@hlengiwekunene739
@hlengiwekunene739 2 ай бұрын
Stetelegu you are a professional person to this social factors i salute you keep it up.
@businzama6939
@businzama6939 2 ай бұрын
Akasona is sketch 😂😂😂😂😂
@BusisiweCynthiaGumede-jj2wz
@BusisiweCynthiaGumede-jj2wz 2 ай бұрын
Eyyii yajabula imvilophi eyayithwele wena maGatsheni UJEHOVA wayibusisa siykbongela DADEWETHU lapho la ukhona ukuthwzla into enhle kangaka enesibusiso akakukhulise UJEHOVA mtanami konke lokhu okwenzayo awenzeli lababantu KODWA UZENZEELAA WEENAA AKakfihle UJEHOVA phansi kwephiko LAKHEEE Lobubele akuphe ukuhlakanipha okudlula ukuqonda konke BANTABAMI NOKBONGA NOBHUTI WAKHO bambanani bantabami ningavuleli muntu sikhala 🙌🙌🙏🙏🙏🙏🙏❤️❤️
@ThokoMshengu
@ThokoMshengu 2 ай бұрын
Syabonga Stetelegu muhle umsebenzi wakho sis ujehova akbusise 🥰❤️🙏
@nomathembangcongo9457
@nomathembangcongo9457 2 ай бұрын
Stetelegu ngivele ngingazi iliphi igama elihle nelibalulekile engakubiza ngalo mbokodo ngudlungudlu yami engiyithandayo❤❤❤❤❤❤.my queen 👸👸
@NtombenhleCele
@NtombenhleCele 2 ай бұрын
Dadewethu xolela ubhuti wakho ngoba Inja isiboshiwe ngathi angafela ejele..Syabonga maGatsheni
@Mbusowabalondo
@Mbusowabalondo 2 ай бұрын
Uyintandokazi ye Africa yonke Madlovu. Ngicela usilungisele lelizwe lokhokho lonakele. UJehova ahambe nawe akulondoloze ukhule uze udle izinyoni zabantabakho. ❤️❤️❤️❤️🙏🙏
@Cynthia-ry4vq
@Cynthia-ry4vq 2 ай бұрын
Ntombi yako Gatsheni ngithi lelilizwe lobabamkhulu lizo buya ngawe uwedwa 🤞
@contancehlatshwayo4146
@contancehlatshwayo4146 2 ай бұрын
Tetelega nami Stetelegu muhle umsebenzi owenzayo ntombi qhubeka njalo
@ImeldaNgcobo
@ImeldaNgcobo 2 ай бұрын
Umawengane akayolivula naye icala lokunukubezwa komntanakhe axhumane namasocial workers
@lethukuthulamthandeni4308
@lethukuthulamthandeni4308 2 ай бұрын
Yazi Stetelegu uyusizo emphakathin. Usiza nami ngingakabi nazo izinkinga,ungisiza ngisho zingakafiki izinkinga kimi❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉 UP STETELEGU NGIYABHEJA NGAWE.
@nencymalindo1479
@nencymalindo1479 2 ай бұрын
They need counseling both of them it is hard it is painful but always we put God and will protect you guys and child as well kuzolunga ngibuhlungu sham 😭😭😭😭😭😭😭😭😭 your guy's are loved and covered by blood Stetelegu ix by Grace my sister keep it up❤❤❤
@CctvkznSecurity
@CctvkznSecurity 2 ай бұрын
Leku you are changing people's lives putting together families thanks to the brother for showing concern about her sister
@LilianMajeke
@LilianMajeke 2 ай бұрын
Icala aliboli makagwetshwe futhi umkhulu ngokunukubeza ingane usisi nobhuti mabazikhulule kulenzondo abanayo kubazali babo bakwazi ukuqhubeka ngempilo❤
@CbosEasyRecipes7
@CbosEasyRecipes7 2 ай бұрын
A NATION BUILDER Stetelegu she is. Can we have awards for these kinds of people. Cancel miss South Africa peagant and do awards for these💖💖💖
@ZaneleNcwane-sg4yz
@ZaneleNcwane-sg4yz 2 ай бұрын
Ngyabonga stetelegu ❤️ngendima enkulu oydlalayo syakthanda kakhulu❤
@DorisNgcobo
@DorisNgcobo 2 ай бұрын
Stetelegu nami ngyakdinga uke uzonyathela emagcekeni asekhaya mhlampe kungalunga okuningi syabonga cc uyabonakala umsebenzi wakho phambili maGatdheni uyimbokido❤❤❤❤
@sibongilemsimango-pz5yw
@sibongilemsimango-pz5yw 2 ай бұрын
I'm so proud of you Stetelegu sase mzansi wethu ❤
@NzululwaziMtolo
@NzululwaziMtolo 2 ай бұрын
Hey yabuhlungu nansi indaba, phola sisi wami ungahambi le journey yokuphila unenxeba. Phola mtanasekhaya. Thank you my brother ukuzihlupha ngo sisi wami. Oh Stetelegu ngiswele amazwi okukubonga ngale show Stetelegu Media. ❤🎉, this is way beyond excellent.
@Ndumiso-u3l
@Ndumiso-u3l 2 ай бұрын
Vulani elinye icala lokunyukubezwa kwengane ukuze unina wengane athole iclosure ,cc xolela umfowenu niqhubeke ngempilo , Yaze yabuhlungu indaba
@mphomkhalipi6537
@mphomkhalipi6537 2 ай бұрын
Absolutely correct.
@LizzyNomvulaFaku
@LizzyNomvulaFaku 2 ай бұрын
Stetelegu my dearest u are SOCIAL worker by profession I salute u ❤❤❤❤
@SoshanganeKgomotso
@SoshanganeKgomotso 2 ай бұрын
You are displaying maturity Stetelegu you are just the best presenter for me ♥️🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌
@zanelentshingila4551
@zanelentshingila4551 2 ай бұрын
Ngaze ngamzwela usisi bakithi.sisi Stetelegu siyabonga uyakwazi ukwakha umuntu🙏🙏♥️♥️♥️
@edithhartland8326
@edithhartland8326 2 ай бұрын
Stetelegu umsebenzi wakho muhle sisi kakhulu ,i enjoy watching your program 💝
@MokhantsoStuurman
@MokhantsoStuurman 2 ай бұрын
Kwaze kwa kubi kuthina bomama ngokuthengu thando ngezinganezethu ngenxayendoda asiyekeni ukudayisizingane uyisilima lowo mama
@NontobekoMkhize-hx6fw
@NontobekoMkhize-hx6fw 2 ай бұрын
Syabonga stetelegu ngohlelo lwakho,lobaba is very cruel akafele khona ejele
@buyisiwesilindokuhle8872
@buyisiwesilindokuhle8872 2 ай бұрын
What a nice ending holding his brother hand😊😊😊😊
@welcomeshangase5399
@welcomeshangase5399 2 ай бұрын
Ingaze ishenesombo ivuthiwe inqgwele azhlehle iznkuni. Up wakithi up🔥🔥🔥🔥👌
@PhathiswaAzaniaPhathiswa
@PhathiswaAzaniaPhathiswa 2 ай бұрын
Lobhuti uzwa ubuhlungu udinga kwamuntu oseduze kwakhe basulane amanxeba oooh ngumzali onjani lona 😭😭😭
@LudweNgamlana
@LudweNgamlana 2 ай бұрын
Yhaaaa ndikhe ndayibona lento pha kum elalini isenzeka like yayingumalume like umama ehleli phezukwayo indaba cz off umzukulwana ayingowentombi yakho ngunyana wakhe owenza lento like mhla yavela umntana wabonwa ngomisi eskolweni kumhla wasweleka makhulu womntana zange agule wacela amanzi aftr kungene omisi besikholo namapolisa nomntana was 2009 from nqamakhwe umfana uswelekele ngphangathi was 2014 usweleka kwakh bt notic omnye wabafana bapha still on Jelena cz off reph ndimnqibele egwenywe 36 years esaxhoxha kunzima gyzni from cape Town stactoin now😢😢😢😢
@angiesibiya9043
@angiesibiya9043 2 ай бұрын
Anger, hatred and harbouring such deep emotions are cancerous. I applaud Stetelegu for your counseling session even for me watching you. May God enlarge your territory as you go about healing nations not only in KZN but all over the world. Happy ending for this family in particular. The sister should forgive her mother and let God deal with her beyond the grave. As for the step father, the he'll hole he's in will deal with him harshly unless he asks for forgiveness. Halala Stetelegu❤
@Sunshine_31282
@Sunshine_31282 2 ай бұрын
Kwaze kwabhlungu nkosiyam nakumina kuvuka amanxeba amadala,kodwa ke I’m glad baxolelene usisi no bhuti ngoba vele iphutha elabazali.Nowami uma mah wayefana nse nomaka sisi.Omama ukuve bedayisa ngezingane zakho kumadoda abo amasha ngoba bencenge ukuthi imshado yabo ingabhidliki.Stetelegu u are great presenter and syabonga for offering them counselling.Great show indeed u are the best my dear Stetelegu ❤
@NomceboNondumisoMagwaza
@NomceboNondumisoMagwaza 2 ай бұрын
Phephisa sisi 😢
@Sunshine_31282
@Sunshine_31282 2 ай бұрын
@@NomceboNondumisoMagwaza Hey dadewethu kunzima ngoba i relationship yam no mamah ayphindange yaba rite even though she’s now divorced and trying to get closer to me but I will never forget how she let me down.Ngyamthanda ngoba she’s the only mother I will ever have but wadayisa ngam shame soze ngakhohlwa
@stetelegu1591
@stetelegu1591 2 ай бұрын
@@Sunshine_31282 😭😭😭😭kwabuhlungu sisi
@zanellesun1534
@zanellesun1534 2 ай бұрын
​@@Sunshine_31282eii phephisa mtakababa...:-((
@enhlendaleka
@enhlendaleka Ай бұрын
​@@stetelegu1591kubuhlungu kakhulu sis wam omuhle ngyamzwela nam😢😢😢
@EmmanuelXulu
@EmmanuelXulu 2 ай бұрын
🎉muhle umsebenzi mkhy syabonga uqhubeke njalo nje usize umphakathi
@ThobileZondi-dr4lo
@ThobileZondi-dr4lo 2 ай бұрын
Stetelegu u really mending broken hearts and thats your calling ❤May God bless and multiply your wisdom much love❤❤❤❤❤❤
@theunishuman6916
@theunishuman6916 2 ай бұрын
Stetelegu u are a great presenter inkulumo uylandela uphume nesxazululo bantakwethu kubhlungu kyazwela kodwa anonananga nizalwa umama oyedwa abazali abanibeke kulesimo futy awsebenzi buyela kumfwenu igazilakho uyenayedwa ngekaklahle laphekani bantakwethu nibuyelekhaya cc .
@thabilemkhize2585
@thabilemkhize2585 2 ай бұрын
Bengifusa ukuth lobaba aphinde aboshwe 1000times for icala lengane 😢😢😢
@xhosakoloni4716
@xhosakoloni4716 2 ай бұрын
Agree
@duduzilepatienceshongwe6935
@duduzilepatienceshongwe6935 2 ай бұрын
@@thabilemkhize2585 ngempela kumele bavule enye icase
@maryward7335
@maryward7335 2 ай бұрын
@@thabilemkhize2585 I agree with you 💯 mfethu
@ntombigcugcwa
@ntombigcugcwa 2 ай бұрын
Alivulwe impela icala lerape yengane, so that singeke siphinde siphume lesilwane salelikhehla. Stetelegu uyasebenza ntombi, siyabonga🙏🏽💞💞💞 Qhubeka cc ulaphe isizwe, womandla sdudla sekhawunti......much love to u sthandwa❤❤❤❤❤❤
@bonganindumo3672
@bonganindumo3672 2 ай бұрын
Exactly 💯
@BrigetteKhumalo
@BrigetteKhumalo 2 ай бұрын
Ngiyacela futhi cc Stetelegu uyenobhuti kacc athandana naye ayoxolisa balungisa izinto babuyelane ngiyakwethemba ukuthi uzobasiza babuyelane sthandwa sami muhle umsebenzi wakho cc❤❤❤❤❤❤
@UserB_Rohi
@UserB_Rohi 2 ай бұрын
Very true...abaye bayomxolisela umfana baqhubeke nempilo nkos yam.lobaba isilwane nje uyi pervert e obsessed ngesex
@NtokoMathenjwa-jg5qs
@NtokoMathenjwa-jg5qs 2 ай бұрын
Stete❤❤❤❤❤❤❤ sethu siwu Mzansi Syabonga cc kakhulu silaphe sitetelegu sethu siyopha ezinhlizweni sinamanxeba esiphila nawo kodwa makenje wakhuluma stetelegu siyalapheka ziyaphola izilonda syabonga cc uTxo asigcinele wena usilwelwe ngeqiniso god bless you. Cc much love❤❤❤❤😊
@ntsakoRobertMabasa
@ntsakoRobertMabasa 2 ай бұрын
Thanks for dropping In the morning ❤ really appreciate your understanding go ST media go ❤❤❤❤❤
@gertyndlovu859
@gertyndlovu859 2 ай бұрын
Muhle umsebenzi wakho ntakazi yakwa Ndlovu ❤❤❤❤
@thokozanimkubukeli4193
@thokozanimkubukeli4193 2 ай бұрын
Stetelegu sdudla sase Mthatha❤❤❤❤❤vulani icase futhi for ingane encane sizokwanda isgwebo salo baba
@MakhumaloDamane
@MakhumaloDamane 2 ай бұрын
Ngakhala seluphela uhlelo lwakho big up cc stetelegu ❤❤❤
@buciemaphosa3954
@buciemaphosa3954 2 ай бұрын
Ngyezwelana noSis n mfowabo,siyabonga Stetelegu wethu❤❤❤
@SebenzileNkambule
@SebenzileNkambule 2 ай бұрын
Stelelegu ngicelinamba kasisi 😭😭😭😭mayelana nomntwana sibhekeku December..... abantwana abazi nekutsi libhekephi nguninoshayo ngapha netoho alikho👏👏👏👏BANDLA
@stetelegu1591
@stetelegu1591 2 ай бұрын
0637526257 ngicela ungthinte kule nginixhumanise
@thembaluthuli5627
@thembaluthuli5627 2 ай бұрын
Siyabonga sisi
@nokuthulamkhize8877
@nokuthulamkhize8877 2 ай бұрын
Very humble siblings..May The Good Lord heal their wounds ❤
@priscillafakude4503
@priscillafakude4503 2 ай бұрын
Stetelegu media
@tabisilesibeko8949
@tabisilesibeko8949 18 күн бұрын
Baze bathoba abantwana baswele abazali 🙏🏼🙏🏼
@langelihlendlovu8038
@langelihlendlovu8038 2 ай бұрын
Siyabonga Stetelegu mntanami ngomsebenzi wakho omuhle
@JoyceZwane-o7u
@JoyceZwane-o7u 13 күн бұрын
Stetelegu syabonga MaNdlovu ujehova akugcine akuphumelelise kukho konke okufisayo empilwen wow kwaze kwanzima emhlaben 😭😭😭well done job cc ❤❤❤🙏🙏🙏
@cynthiamabuza3545
@cynthiamabuza3545 2 ай бұрын
Angilali nglinde uStetelegu wethu❤❤❤
@shirleyerly1988
@shirleyerly1988 2 ай бұрын
Stetelegu 💔💔💔❤❤❤🙏🙏🙏👏👏👏 UNKULUNKULU akubusise njalo Dafewethu 🎉
@ZenzaminaSeminahMkhize
@ZenzaminaSeminahMkhize 2 ай бұрын
ey stetegu uyawenza msebenzn wakho well done sthandw Sami Jehova akuthwale njalo wahlanganisa ingane zomfazi nom Kade kunzima ❤️❤️
@MilaShologu
@MilaShologu 2 ай бұрын
Ohh Cc wam be blessed ngendlela ophatha ngayo uhlelo noyenza abantu babone positive side of yonke into ..yakuthanda Cc❤❤❤
@MphoNkolele
@MphoNkolele 2 ай бұрын
Hi my Queen 👑 Stetelegu ❤️❤️eish😭😭😭😭💔 ibuhlungu lendaba sisiwam That man is a monster,, let him rot in jail where he belongs 💯
@mihlalintshaca-iy4cy
@mihlalintshaca-iy4cy 2 ай бұрын
Laze labhlungu loludaba😢😢ngathi bangabumbana beno Soswakhe uBhuti Siyabonga Stetelegu Siswam ❤❤
@NokuthulaSibanda-xj8fj
@NokuthulaSibanda-xj8fj 2 ай бұрын
Stetelegu Dade ngiwuthanda msebenzi wakho 💯💯
@LondiweNxumalo-o8u
@LondiweNxumalo-o8u 2 ай бұрын
S'tetelegu sisi wam uyalibamba iqhaza emphakathini inhle lento oyenzayo ❤❤
@NtombifuthiDlamini-l3v
@NtombifuthiDlamini-l3v 2 ай бұрын
Hai mtanam ngizokokhu ngishilo ngithi uJehova ukubizele kulento wazalwa nayo. Hai ungathi umama omdala osumnkantshubovu,uma ukhuluma komile kuthe kheqe ,uyakha,uyakwazi ukubuyisela isimo kwesihle mtanam❤❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉Qhubeka mtanam
@SibongileCotho
@SibongileCotho 2 ай бұрын
Yaz cc Sitetelegu eyonanto endiyithandayo ngo cc unoncumo kubhuti wakhe lonto bonakalisa thando❤
@ThembisileNgwenya-i6h
@ThembisileNgwenya-i6h 2 ай бұрын
Mina nje uma uwumuntu wesifazane musa ukugoqa izandla uthembe ukondliwa indoda uthengise ngezingane zakho endodeni njengoba ufuna ukondliwa hayi bo bafazi asingayekeleli izingane zethu ezinjeni ezingamadoda😊
@MaZondiNyaba
@MaZondiNyaba 2 ай бұрын
Okhamisa ngthele engabe baxova magwinya badayise
@s0egalmafu
@s0egalmafu 2 ай бұрын
Nosisi naye kazame itoho uyogcina efana nomawakhe
@mduduziMavundla7242
@mduduziMavundla7242 2 ай бұрын
Yabona dadewethu eqinisweni umuntu wesimame onengane asisekho isidingo sokugana khulisa ingane yakho ukhohlwe kugana
@kholekantose
@kholekantose 2 ай бұрын
Syabonga 😢😢😢ngoku lungisa iznto nabantu cc wam 😢
@MaureenQwesha
@MaureenQwesha 2 ай бұрын
What a happy ending Stetelegu media to unite a brother and sister emva kwamaphutha enziwa ngabazali. Keep doing that nakwabanye. ❤❤
@MthokozisiSishi-v3t
@MthokozisiSishi-v3t 2 ай бұрын
Puffy Diddy kababa lomgodoyi ka baba😭😭😭
@NontobekoNtuli-s9h
@NontobekoNtuli-s9h 2 ай бұрын
Syabonga stetelegu hlanganisa lezingane kave zifana bakithi sbonge thixo ngokuba khon kwakho qhubeke njalo wakhe lesi sizwe siyakudinga kakhu❤️❤️
@bonginkosikhumalo1882
@bonginkosikhumalo1882 2 ай бұрын
Stetelegu usisi akangayi emzin wesboshwa abakhe umuzi wakonina lume lizobuya leliyadimoni
@zukiezukiswa5487
@zukiezukiswa5487 2 ай бұрын
Lomuzi okabani bakithi lesilwane sendoda asizukubuyela kuleziyngane futhi aphinde abahlukumeze futhi😢 ngase aphinde aboshwe futhi aboshelwe lengane ke manje😢
@MaZondiNyaba
@MaZondiNyaba 2 ай бұрын
Umbuzo muhle
@MandebeleNdebele
@MandebeleNdebele 2 ай бұрын
Liqiniso lelo coz kusengenzeka aphume abuyele kulelo khaya
@NoluthandoMdungwana
@NoluthandoMdungwana 2 ай бұрын
😭😭😭😭God bless this family brother and sister hambani ningoyiki uThixo wothando ukhona
@SelloRatlou
@SelloRatlou 2 ай бұрын
Waze wawenza umsebenzi omkhulu Stetelegu❤.Waze wazixabanisa izingane lomama yeyiii waze wakhohlakala lobaba akabolele ejele ungcolile
@makaintlegampe7762
@makaintlegampe7762 2 ай бұрын
Stetelegu wam❤❤❤always. U r loved Watching frm cape town 🎉
@maureenliphoko4288
@maureenliphoko4288 2 ай бұрын
Dadewabo you did the right thing ukuvikela ingane yakho, awufananga nomama wakho. Congratulations for having a caring brother. Well done Stetelegu.
@MbaliNinela
@MbaliNinela 2 ай бұрын
Abazali abangalungile basanganiswa amadoda amasha bedayise ngezingane zabo
@MpumiShongwe-xc2pq
@MpumiShongwe-xc2pq 2 ай бұрын
Kwaze kwababuhlungu cc wami engathi angaphinde jeze kawu 50 Siyabonga stetelegu big up ❤
@PinkyMqadi
@PinkyMqadi 2 ай бұрын
Ncooow kwamane kwehla izinyembezi kimi,ngbona izingane zandawonye zibuyisana nma izinto bezinzima,ngbafisela okuhle kdwa,ngbonge iStetelegu
@tholakelendala7587
@tholakelendala7587 2 ай бұрын
Ibinda Zulu yooh yanzima indaba . Siyabonga Stetelegu
@getrudenyoni299
@getrudenyoni299 2 ай бұрын
Njalo nje siyakhala Uma lungisa imdeni❤❤
@mathaboshange5803
@mathaboshange5803 2 ай бұрын
Isfundo lesi komama...akesibekeni ingani zethu kqala ..like this young lady did❤❤❤ u grl
@thembelihlehlatshwayo2761
@thembelihlehlatshwayo2761 2 ай бұрын
Khula Stetelegu sethu eMzansi, undlondlobale MaGatsheni. SA needs people like you. The way you handle isimo ngasinye is out of this world.🎉🎉🎉. Uzwelwano onalo kwizisulu🎉🎉🎉. Kuphela amagama okukuchaza. Keep it up gal❤. Ngijabulela nokubahlelela I counseling. Wow! Big ups Gatsheni❤. Hay kabi kodwa: Phakama Stetelegu, Phakama Ayanda Msweli, Phakama Selesele lentaba❤❤. Si rich siyi SA ngani🎉🎉🎉🎉
@nontokozogugu8261
@nontokozogugu8261 2 ай бұрын
Steteleku cc you're good keep it my sister ❤
@SizakeleNtshangase-ll2xd
@SizakeleNtshangase-ll2xd 2 ай бұрын
Keep it up Boyabenyani,u always did well May God Almighty always bless u,,instruct u etc 🙏🙏🙏🙏
@ThamsanqaSydwel
@ThamsanqaSydwel 2 ай бұрын
Siyabonga ukutetelega nathi Sisi Stetelegu uyasakha.UThixo akubiyele nje uphile.
@HloiMollo
@HloiMollo 2 ай бұрын
Stetelegu you are our hero. Am crying shem😭
@NonhlanhlaCebekhulu-q5v
@NonhlanhlaCebekhulu-q5v Ай бұрын
Stetelegu ur da best professional psychologist ever well done cc ,may da Lord keep u n grant u with all ur heart desires. ❤love u cc n ur team all da best
@SipheleleNtlapho
@SipheleleNtlapho 2 ай бұрын
Akuvulwe icala lengane angazophuma lo baba ejele and nomama wengane azoxola
@bongiwesithole3405
@bongiwesithole3405 2 ай бұрын
Yebo Sphelele 😢bengisho kanjalo avele usisi aye emaphoyiseni ayowatshela esengaphakathi loSathane owulobaba ongumdlwenguli 😢😢😢😢!!!
@NomceboNondumisoMagwaza
@NomceboNondumisoMagwaza 2 ай бұрын
Impela Sphe afele khona
@LELOUR97
@LELOUR97 2 ай бұрын
God bless you Sisi Stetelegu hope 1 day ngokhona nam ukulula ngfaka isandla ephoketheni lakho uqhubeke usize isizwe sakithi❤
@stetelegu1591
@stetelegu1591 2 ай бұрын
Nkulunkulu akubusise usakucabangile lokho
@ZimvoMazee
@ZimvoMazee 2 ай бұрын
Ohh Stetelegu mhle umsebenzi wakho❤️
@nonkanyisotshaka3787
@nonkanyisotshaka3787 2 ай бұрын
Andasakhala yuuh, kodwa ke ekugqibeleni usisi nobhuti seberyt.. Mkhulu umsebenzi wakho Stetelegu❤️❤️❤️❤️❤️
@busisiwexulu5965
@busisiwexulu5965 2 ай бұрын
Bathandwa ubaba wayesilwane kubuhlungu ngokwenzeka entombini yakho kodwa uNkulunkulu wayekubonisa amaqiniso ngobaba wakho bhuti owawumphikela cc no bhuti buyisanani nizakhe kabusha Stetelegu Ibambe kanje ungayidedeli siyakubona cc siya❤❤
@HlengiweNdlovu-hz8op
@HlengiweNdlovu-hz8op 2 ай бұрын
IZIYALO ZAKHO CC WAMI ZIYAPHILISA. ZIYALIBUYISA ITHEMBA KAKHULU ❤
@thabomokoena5737
@thabomokoena5737 2 ай бұрын
Mfoka dube bravo you are there man
@Sboniso.Kubheka
@Sboniso.Kubheka 2 ай бұрын
Kodwa Stetelegu lento isegazini kuwe ,ave ukwazi ukukhuluma nabantu abalimele, uthixo abe nawe ❤❤ kodwa angisakhalanga kanje ,syabonga nakubhuti ukuzihlupha ngodadewabo
@PhilehGcwabe-cv7cc
@PhilehGcwabe-cv7cc 2 ай бұрын
Uma umuzy kungowalenja eziniza ngendoda abangahlali kiwo abakhe owakomalume umuzy bahlale kiwo ngoba usazophuma ejele😢😢
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 2 ай бұрын
Eyi ibhlungu lento webafazi nenziwa yini ukuqakambisa amadoda enihlangene nawo bumini niwabeke phambili ngaphezu kwengane zenu niyayibona idamage ayishiya emuva lomfazi and akasoze aphumula ungadayisa ngomzukulu wakho kabhlungu kangaka ngenxa yesisu?,hayi mhan.Siyabonga Stetekegu uyingqwele.Watching from 🇬🇧
@dinnydee7576
@dinnydee7576 2 ай бұрын
Stetelegu my sister u are the best ❤❤🎉🎉 nothing makes me happy than to see families forgiving and staying together. Your bodyguard garl , 🔥 🔥 🔥can I borrow just one 😂😂
@NonhlanhlaTshabalala-o9g
@NonhlanhlaTshabalala-o9g 2 ай бұрын
Ngqongqoshe wethu siphakamisa izandla magatsheni khula udlondlobale nobuhlakani obuyisipho sakogatsheni we salute you.❤❤❤❤🎉🎉
@mariarefilwe5835
@mariarefilwe5835 2 ай бұрын
Stetelegu I salute you are very professional you know your job you deserve a woohoo
@queeniekhosifulafula3198
@queeniekhosifulafula3198 2 ай бұрын
😭😭😭💔💔💔kwaze kwabuhlungu sisi thandaze kuzolunga ithemba lika bhuti wakho likuwe mntase askies no mntana ndifisela ukuphola noba akuzoba lula 🙏🙏🙏🙏 to our queen Stetelegu God bless you sisi wam ❤❤❤❤uhlale unomoya ophantsi njalo usize abantu ku bhuti ndithi Xolo mntakwethu thixo akuphe amandla uyihole family yakho🙏🙏🙏🙏❤️❤️❤️💐💐💐
@BongekileMthimkhulu
@BongekileMthimkhulu 2 ай бұрын
Melaphi wezinhliziyo ei siyakthanda dadewethu, qhubeka njalo nomsebenzi omuhle esizweni sonkana ❤❤❤
@NomawisileMthembu
@NomawisileMthembu 2 ай бұрын
Ngaze ngsjabula sengibona lezinganw sezihleka Nkosiyam siyabonga Stetelegu ngane yam umenjalo nje❤,siyakuthanda
@ZandileMaseko-ng1qr
@ZandileMaseko-ng1qr 2 ай бұрын
Stetelegu you Always Number 1❤❤❤❤❤❤
@sikhululiweNcube-wp4kl
@sikhululiweNcube-wp4kl 2 ай бұрын
Syabonga Stetelegu...you always da best👌 ♥️
@GuguNgcobo-ui8uh
@GuguNgcobo-ui8uh 2 ай бұрын
Ave uyisibusiso Stetelegu, muhle umsebenzi wakho❤
@nelisiwengcobo4529
@nelisiwengcobo4529 2 ай бұрын
Siyabonga Zingelwayo hleze kuzoba mnandi ukubukela i show yakho ngoba kuba nesifundo esijulile esisifundayo
@nencymalindo1479
@nencymalindo1479 2 ай бұрын
Sesiphilela wena ngwaneso holokile holokile sofihlile akere my Steteleku phanzi eMelmote Free State big ka SNOW my sister still working so hard to help people and advice us for future and the coming generations big ups STK ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
@mamsiemakubo2770
@mamsiemakubo2770 2 ай бұрын
Hojwalo weso❤🤞
@CyprianNdebele-m6l
@CyprianNdebele-m6l 2 ай бұрын
Ilokhu ngithi nje big up Magatsheni
@ZiyandaNjiva
@ZiyandaNjiva 2 ай бұрын
❤❤❤Kodwa Stetelegu. Thixo akusikelele sisi
@CctvkznSecurity
@CctvkznSecurity 2 ай бұрын
Leku steteleku my Love I'm lovin it sthathe usbeke nge ngonyulyka😂😂😂😂❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤kwenzakaleni
@shirleysamela2902
@shirleysamela2902 2 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu bantwana bam Stetelegu siyabonga ngomsebenzi wakho God bless my child
@ConstanceMasimula
@ConstanceMasimula 2 ай бұрын
Yooooooo kunzima sesi mara okuhle ukuthi uyajeza ngathi angafela ejele ungusathana loyo baba
@SithembileUlandaNtimba
@SithembileUlandaNtimba Ай бұрын
Sisters angaz ukuthi ngithini every time ngibuka uhlelo lwakho i end up crying . You are a pro keep up the good work. Luv u
@ThembelihleZwane-qk1px
@ThembelihleZwane-qk1px 2 ай бұрын
Stetelegu sethu ngiyazifela ngawe ngendlela ophathangalo uhlelo uNkulunkulu akubusise cc ❤❤❤
LIZIVELELE IQINISO NGOBESOLWA NGOKWEBA IMALI YESITOKOFELA
44:35
Stetelegu Media
Рет қаралды 168 М.
How many people are in the changing room? #devil #lilith #funny #shorts
00:39
We Attempted The Impossible 😱
00:54
Topper Guild
Рет қаралды 36 МЛН
UTHOLAKELE UMKHONDO WEZIHLOBO ZENGANE EYASHIYWA UNINA KUMNGANI WAKHE.
36:22
UVUKE INJEBOMVU OSOLWA NGOKUBA UMNIKAZI WOMUZI NGOKUNGEMTHETHO.
1:02:04
Stetelegu Media
Рет қаралды 141 М.
INDIDA NGOSOLWA NGOKWENZA INZUZO NGOKUVULELA UMFOWABO UMSHWAYILENSE
49:37
UBEVUTHA ENGABASELWE OWAGANA NEMFIHLO YENGANE AYILAHLA ETOILET
53:01
Stetelegu Media
Рет қаралды 475 М.
Uthi wasendelwa iVideo ngidliwa eteksini | LOVE BACK | S1-EP24
27:00
Utholakale esenomuzi kwaMashu owashiya umndeni uhlupheka.
57:33
Stetelegu Media
Рет қаралды 389 М.
How many people are in the changing room? #devil #lilith #funny #shorts
00:39