Uyakhishwa yini umlanjwana uma usuganiwe koMalume

  Рет қаралды 5,017

Impunga Yesintu TV

Impunga Yesintu TV

Күн бұрын

www.impungayesintu.co.za

Пікірлер: 36
@ThabisoNxumalo-rp7os
@ThabisoNxumalo-rp7os 9 ай бұрын
Akengithi nje qhubeka Mpunga Yesintu usifundise ngendlela yesintu, usibuyisele emasisweni ngoba akakebi bikho umuntu okhuluma izinto ozikhulumayo kakhulu kazi ezinkundleni zokuxhumana.
@erickmuntujele
@erickmuntujele 8 ай бұрын
Siyabonga Mpunga yesintu izifundo impela ezihlabahlosile. Umkhuluwomkhulu akubusise ngezinsuku ezinhle. Siyasizakala nathi eSwazini mkhulu. 17:48
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 8 ай бұрын
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@thobelanixaba2208
@thobelanixaba2208 9 ай бұрын
Ngiyabong mpunga yesintu benginenkinga nami uma umuntu wesifanzane umchazele ukuthi mlanjana uzoganwa kabili akayizwa kahle
@sfisongubane2173
@sfisongubane2173 9 ай бұрын
Siyabonga fowethu ngezaluleko zakho. Ngiyafisa ukuthi ungihlaziyele ukuthi wenzenjani lapho kungasekho muntu abadala besilisa komalume nakobaba. Uma ungumlanjwana lapho usuganiwe noma ufuna ukuganwa. Wenzenjani Uma kunjalo
@mlamulishabangu2081
@mlamulishabangu2081 9 ай бұрын
Siyabonga Mzukulu wakoMapholoba.Abangezwanga ababuze la kuthina mhlampe ngeke babe nenhlanhla yokuthi kubekhona izalukazi ezibalwelayo.
@sihlemafambane9338
@sihlemafambane9338 9 ай бұрын
Hhay cha uhlahle kwezwakal Mpunga, kodwa ke mina owam umbuzo uthi mhla lomlanjwana okhishwe ngopotsho sewendulela kweliphakade ngabe uyolondolozelwa ngaphi (komalume noma kubo) nanokuth ke izngane zakhe ziyobe zimbiza emsam emibili na njengoba uthi komele aphinde agcagcelwe.....
@BhovaOdlamasaladi
@BhovaOdlamasaladi 9 ай бұрын
Aai yebow ijulile ngempela Mpunga yesizwe makwande mkhulu
@TheALPHAMALE5028
@TheALPHAMALE5028 9 ай бұрын
Above All i personally thank for the education you always give us mkhulu. Inkosi ukucine. Namuhla uvele wakhuluma ngami straight
@elsiemoloantwa4266
@elsiemoloantwa4266 9 ай бұрын
Mpunga yesintu...siyabonga ngokufundisa thina sizwe esimnyama ngamasiko..ukhule njalo mntakababa..
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 9 ай бұрын
Ayi idle amaningi esakeni,kuzeakele
@sphamandlasphah1843
@sphamandlasphah1843 9 ай бұрын
Siyabonga kakhulu mphunga yesuntu,sihlala sifunda usuku nosuku🙏.
@sicelothwala2888
@sicelothwala2888 9 ай бұрын
Mfwethu siyabonga ngokusikhanyisela,ngolwazi olukhulu kangaka. I ngathi bonke abakumbhethe bengahlala benawe.
@msahhadebe74
@msahhadebe74 9 ай бұрын
Mpunga yesintu asibonge futhi lokhu okushoyo mina ngyabazi ngakithi obaba abanemsamo ekanjalo into nje bengingazi ukuthi kusuke kwenzeke kanjani, umbuzo wami uthi: uma wedlula emhlabeni uwoloyo muntu lamakhosikazi imuphi umuzi azokuhlalela kuwona espontshini uma ekuzilele ungakangcwatshwa? Ngyabonga
@mcabangelenimbathaemsinga4070
@mcabangelenimbathaemsinga4070 9 ай бұрын
One of my question
@charlottesimelane5363
@charlottesimelane5363 9 ай бұрын
Thokozani Mkhulu, eix ungikhumbuza nakhu, ngicela ukuphuma endleleni, manje laku Matshitshi, umzukulu u join amatshitshi, engicela ukwazi nakhu umntwana ekenzelwanga luth khabo Baba wakhe, sekwenziwa umhlonyana noma u memula kufanele la ekhaya, noma koyise, uyise wahlukana nonina ok uze ulobole kwenye indawo
@celinkosimkhulise7217
@celinkosimkhulise7217 9 ай бұрын
Mina mpunga ngagcina ungayizwisisi kahle eyokuhlengwa kwengane unina engagcagcanga kodwa senginokubona uyiphakamisa.
@siphe11
@siphe11 9 ай бұрын
Icace bha mfwethu, Syabonga ngolwazi olungaka🙌🏾
@ChristianoTwala-cu1nu
@ChristianoTwala-cu1nu 9 ай бұрын
🙏🙏🙏🫶kuphelele mpunga,icacile okonogwaja egijima ehlungwini,sithi asibonge ndoda yamadoda
@nkululekocele2085
@nkululekocele2085 9 ай бұрын
Mnewethu wayihlahluba kahle ngiyabonga kakhulu kuzwakele.
@mnqobikhumalo3120
@mnqobikhumalo3120 9 ай бұрын
Siyabonga ukusifundisa nokusicacisela lendaba ebalulekile kanje. Mina ngicela ukubuza ukuthi izingane ozithola kumakoti lo lomlobole ngezinkomo zakomalume zizobiza isibongo sako malume na ebese izingane ozithola kumakoti wesibili ozomlobola usuhlengiwe ubaba wakho zona zibize isibongo sikababa? Umbuzo wami wokugcina ngicela ukwazi ukuthi uma nginezingane engizitholile ezintombini mina ngiwulwanjana uma ngifuna ukuzihlenga ngizozifaka kusiphi isibongo uma mina ubaba engangihlengile nokuthi uma esengihlengile ubaba izingane engizithole engakangihlengi kumele azibize siphi isibongo? Ngiyabonga ngiyothokoza kwi Mpunga yesintu uma ingisizile ngokungikhanyisela kulokhu mhlambe nabanye bayosizakala.
@SceloSonhlanhla
@SceloSonhlanhla 9 ай бұрын
Sikleza kogwansile 🤝🤝🤝
@mananazwelibanzi3535
@mananazwelibanzi3535 9 ай бұрын
Siyabonga Mashiya amahle.. mkhulu umbuzo wami uthi uma sengiya koBaba ngiyasishintsa isibongo? And umakoti nezingane zisala esibongweni sakoMalume?
@mabuyiprecious9191
@mabuyiprecious9191 9 ай бұрын
Ngaze ngafisa ukuyizwa answer leeh
@mcabangelenimbathaemsinga4070
@mcabangelenimbathaemsinga4070 9 ай бұрын
One of my questions
@SandileMzinyane-o7j
@SandileMzinyane-o7j 9 ай бұрын
Kukhona umbuzo enginawo, uma mhlampe uwahlanganisile kuqala amaThongo ade kumbe uyaLobola uSinelwe kuyenzeka yini ukuthi usinelwe zihlanga zombili ikakhulu uma mhlampe uBaba wakho okuzalayo akasinelwanga, waLobola nje kwangacheklwa ngeNyongo Ngicela uma ulithola iThuba uwenze umfanekiso futhi onjalo uma uwuthola lo mbuzo wami, ngizozama ukuthi ngikuthinte futhi ngikukhumbuze ngoba mhlampe akumina kuphela ozolapheka Ngiyabonga
@MusaSarender
@MusaSarender 9 ай бұрын
Mkhulu...ngisacela ukubuza la ukuth imoto eyi van 4 door engathi ishayisile esandleni sokunxela ngasesivalweni ,umubala wayo ihlaza isibhakabhaka iphinde ibe ngathi ihlaza utshani kodwa inkinga la ekhona ayinama light ngemunva nakhon ngikhonjiswa ubaba njengoba bengizomvakashel ...kodwa okunye okudida kakhulu ngithol egeza wabe esefaka isikibha esimhlophe qwa Konke lokhu kwenzeka ephuphen
@SphiweNgubane-u7y
@SphiweNgubane-u7y 9 ай бұрын
Khehla uyaphila manje mawkhulele kobaba wathi sumdala kwaziveza kuthi ngisendaweni engafanele.umbuzo ngabe kukhona yini okuyisikweletu kobaba.ekungikhuliseni kwabo.ngoba ngiko malume manje?
@thubalethusosibo2330
@thubalethusosibo2330 9 ай бұрын
Manje kwenzekanjani ngepasilakho nengane zibizasiphi isibongo lezingane ozizala kulomuzi wakini nalo wasekhakhonyoko?
@Mzolo55
@Mzolo55 9 ай бұрын
Mpunga yesintu tv. I would like you to speak about inzuza... Please.
@tabilebuso2211
@tabilebuso2211 9 ай бұрын
10/10 ndisezohlala nalo elixego impunga yesintu ndiyalithanda, makwande khehla lam
@mcabangelenimbathaemsinga4070
@mcabangelenimbathaemsinga4070 9 ай бұрын
Nginemibuzo ewu1000 ngalenkulumo
@duduziemmaneulmbokazi1546
@duduziemmaneulmbokazi1546 8 ай бұрын
Ingabe Nduna kaNdaba kuyefana yin neNtombi elotjolwe koMalume ibiza iSbongo sabo yin eMzini wayo?
@nhlakaniphontuli5966
@nhlakaniphontuli5966 9 ай бұрын
Ithanda ukuba bucayike le.
@TheJoker-ws6oz
@TheJoker-ws6oz 9 ай бұрын
Sawubona ingabe kuchaza ukuthini ukuphupha ulala nomuntu wesilisa ungumuntu wesilisa nawe. Kodŵa lomuntu omphuphayo ungamboni uma uthi uyamemeza kungazwakali nezwi elilodwa futs uzizwe sengathi ubanjiwe awukwazi ngisho ukunyakaza
@mxolisinkomo9745
@mxolisinkomo9745 9 ай бұрын
Ubize uNyazi lweZulu UShembe uyokusiza
Umshana uma eseganiwe uvusa uMuzi kabani?
15:41
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 15 М.
Enceinte et en Bazard: Les Chroniques du Nettoyage ! 🚽✨
00:21
Two More French
Рет қаралды 42 МЛН
Ukubiza umuzi wendoda ngomfazi kuyayibulala indoda | Ukubika imfuyo nesibaya
15:57
Ayanda Msweli Foundation | Hair Chronicles Ep 2
17:09
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 6 М.
UMLANJWANA UNAYO INHLANHLA YAKUBO KAYISE
11:47
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 9 М.
Ukubangwa abantu abadala | Impunga Yesintu TV
11:15
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 55 М.
Ukuzalelwa koMalume nakwaBaba  |  Indaba YeSintu
53:00
Gagasi FM
Рет қаралды 40 М.
Ukwelula Umuzi [Ukusintsha inxiwa - Eps 2]
9:00
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 8 М.
Enceinte et en Bazard: Les Chroniques du Nettoyage ! 🚽✨
00:21
Two More French
Рет қаралды 42 МЛН