Sbonge Mpunga Yesintu ngokucacisa le yokubhuka.Sekusele nje ukuthi ngizifikele mathupha.
@ThokozaniJetro-fj5lk Жыл бұрын
We madoda yini eningayazi nazikonke okukhona kulomhlaba, yey imali le ayiluthezi olunenkungu,, yazi lolulwazi lwenu nga beliphila nga ni rich rich rich ngabe ni rich njengoramaphosa ngoba into eyedlozi iyona ephethe umcebo wezwe kahleni Nina pho ngihluphekiswe yini Uma ulwazi lwenu luphila, hay mani
@nombusontshingila9370 Жыл бұрын
Ngcela ukbuza ukuthi uma uganile uyakwazi yini ukwenza umsebenzi wetongo lakini elikbhekile emzini noma nakhona uyakini uyononga khona
@@vusimngomezulu2500lapha kuhlala khona ujesu bafo no Nowa no David bonke laba abasebhayibhelini mangamadlozi esizweni sabo sakwajuda nawe omngomezulu bangamadlozi kuwe lapha okuno David khona nabo balapho kuphelanje bahlukene ngobuzwe
Ngathi ungenza part 2 . Ukhe uchaze ukuba xa ise Khabomama uhlala komalume. Isbonele uma kagogo wam. Yhoo ndovangawe
@vusimngomezulu2500 Жыл бұрын
Konje amadlozi ahlala kuphi?
@luckytau6331 Жыл бұрын
@@vusimngomezulu2500 ahlala ezulwini lamathongo lapho thina bantu abampisholo sfikela khona (whether or not you believe esintwini). As long as ungumuntu omnyama nje, mawufa uya kwabakini kqala (emndenini).