Waphunyelwa izimali zamafa wayozidla nonondindwa eGoli,

  Рет қаралды 34,559

Blaqlife TV

Blaqlife TV

Күн бұрын

Register Link: ebpartners.cli...
USE Promo code: BLAQ50
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#loveback #uthando #love

Пікірлер: 222
@thandinkosi3838
@thandinkosi3838 Ай бұрын
Kodwa cc ophethe uhlelo uvumelani lomfana aqambe amanga athi imali ikhona,kodwa ushilo kuwena ukuthi imali iphelile
@ThulaniButhelezi-d3m
@ThulaniButhelezi-d3m Ай бұрын
Yazi cc wangicika uSthufuza umuntu eqamba amanga uthe imali ayisekho manje ukhohlisa ingane Yabantu uthi ikhona ayikho lento
@MusaMlangeni-vg7zs
@MusaMlangeni-vg7zs Ай бұрын
Umfana uyahlanya
@Yvonne-bv3fy
@Yvonne-bv3fy Ай бұрын
Literally 😢😮😢
@philisiweshozi-w9l
@philisiweshozi-w9l Ай бұрын
😂😂😂😂 ubuyela imali oe ingekho
@AneleQgirana
@AneleQgirana Ай бұрын
Wayotya imali egoli nabanye ngoku sowubuyela kulomntana kodwa walibalangaye sowunemali ungavumi Sisi baleka
@zesuliwehlatshwayo
@zesuliwehlatshwayo Ай бұрын
Ugrl ufuna imali kati u brazo ayisekho .....eish amantombazn why nama love back 😂😂😂
@londikaMatshana7409
@londikaMatshana7409 Ай бұрын
Mhlampe usebuya nanegciwane lo doti😂😂😂😂😂Hamba baby girl.....this man will always forget you when things go well for him😂😂😂😂sies!!
@pheladitau6762
@pheladitau6762 26 күн бұрын
Nje....igoli alidlali....omahosha base goli bamdlile😅😅😅😅😅
@nhlamuloloydngobeni1818
@nhlamuloloydngobeni1818 Ай бұрын
Ayisekho imali la bamushiyile o clever lo,,,, 😂😂😂😂😂
@DuduMsane-w3y
@DuduMsane-w3y Ай бұрын
,,😂😂😂😂😂😂
@DorcasNcube-g9u
@DorcasNcube-g9u Ай бұрын
Imenemene
@melodyndlovu9858
@melodyndlovu9858 Ай бұрын
Elikh😢ulu
@MaggienaMmola
@MaggienaMmola Ай бұрын
I think the reason for girl to take him back is money,and she is not aware money finished long time that's why he want her back
@KhethaniMacu
@KhethaniMacu Ай бұрын
Uthando lwengane encane 😅😅😅😅😅😅lomfana usemncane marn😅😅😅😅
@ZendileNtuli
@ZendileNtuli Ай бұрын
Balihlinze balichutha ijuba😂😂😂😂
@Mbusowabalondo
@Mbusowabalondo Ай бұрын
Ikhona into ayidlayo lomfana mbhekeni kahle💘
@davidbuthelezi8922
@davidbuthelezi8922 Ай бұрын
Don't be a fool girl don't allow lomasaka to play with your mind
@melodyndlovu9858
@melodyndlovu9858 Ай бұрын
Yeah añd ubonakala ebully
@ThandekaMaphanga-o3d
@ThandekaMaphanga-o3d Ай бұрын
Mina ngibuka indlela yokugqoka nje😅😅😅😅😅
@Thabzo514
@Thabzo514 Ай бұрын
Waze waba yisidwedwe umfana!!! Lentombazane uma igcina ngokumnika ithuba kuyomele ithi abayohlola amagazi kuqala!!! Lolopholo mhlasimpe usubuya nezifo nje lapha eGauteng!!!
@BongiweMathebula-b1t
@BongiweMathebula-b1t 10 күн бұрын
Cc ungakhohlwa kuthi niqale niyo tester ngoba awaz kuthi ubuya Nan egoli
@icrushyodalie5536
@icrushyodalie5536 Ай бұрын
Lomfana akadli izidaka mizwa 😂😂😂😂
@sabathamngadi9900
@sabathamngadi9900 Ай бұрын
waze wayisilima ntombazane
@TiisetsoMofokeng25
@TiisetsoMofokeng25 Ай бұрын
Jooo😢
@ThaboMashabela-o3y
@ThaboMashabela-o3y Ай бұрын
Ayy Yis'lima vele ngabuyela emtwin okukhohlwayo nakane Mali
@pheladitau6762
@pheladitau6762 26 күн бұрын
Isthuphethu😂😂😂😂sentokazi 😅😅
@asandiswaaugust9523
@asandiswaaugust9523 Ай бұрын
Hayi bayadlala both of them abakho serious. It's best they broke up and they must never look back
@Mahle-o3j
@Mahle-o3j Ай бұрын
Cha udakiwe mfana shem
@MdSumon-nn2ct
@MdSumon-nn2ct Ай бұрын
Lentwana ifun nyash ungavumi Angela uthe imali iphelile shiya lomdlwane uyokuhluphekisa🤞🤞🤞 ungavumi akasela shit badlile onondindwa egoli akudlalwa mfan'omncane buza thina sizalelwe kuyona kusasebusuku lapho kuwena ngidabukela u Angela ayi akaqubeke nomuntu wakhe omusha
@ZolaMjilo
@ZolaMjilo Ай бұрын
Kuzovela ukuthi ayisekho imali ivele ikhe phansi intombazane 😂
@SandileMngomezulu-z2x
@SandileMngomezulu-z2x Ай бұрын
😂😂😅😅
@FreddieNdosi
@FreddieNdosi Ай бұрын
Sanbonani hai bo lomfana usangene uyahamba njengendodana yolahleko Shiya lesthutha Ungavumi ngane yami
@NurseDoraMsomi
@NurseDoraMsomi Ай бұрын
Gowani doti
@MagolideMagolide-hz4oy
@MagolideMagolide-hz4oy Ай бұрын
Uyabhema lomfana uyabonakala nje umbhekile
@bongiwegugufakude8267
@bongiwegugufakude8267 Ай бұрын
Akasenayo imali lomfana wengane Yabantu uzozisola
@jabulilezwane124
@jabulilezwane124 Ай бұрын
U guy akaye ku I blew it😂😂😂😂 Amanga emfaneni
@lizwishelembe0224
@lizwishelembe0224 Ай бұрын
This young guy is dreaming😂😂😂& lying about the money😂
@MolantoSegage
@MolantoSegage Ай бұрын
Ngempela💯.
@vusiendongah7752
@vusiendongah7752 Ай бұрын
And uCc uzoyibona ishow
@thimothymxolisi1303
@thimothymxolisi1303 Ай бұрын
Daydreaming 😅.
@nokkieistood9053
@nokkieistood9053 Ай бұрын
Lol kalula kanjalo nje! 😅😂😅😂
@nokkieistood9053
@nokkieistood9053 Ай бұрын
​@@thandiwekubheka8471lol ayi ngathi kungaba noPart 2,sizwe ukuthi imali ihambe kanjani
@Mntanedlotti
@Mntanedlotti Ай бұрын
Cha lentombazane kwayona idakiwe 🤞🏾😹😹
@KennedyMbuyeni
@KennedyMbuyeni Ай бұрын
Into yokuthenga ayisekho kwayona kulomfana uyazibonajalela nje😂😂😂😂
@melodyndlovu9858
@melodyndlovu9858 Ай бұрын
Umbuyisela ukhisimusi qeda uyabbuyela egoli
@ThanduxoloStofile-cg5wf
@ThanduxoloStofile-cg5wf Ай бұрын
Aow bafanelene kodwa bathong 🎉🎉🎉
@londikaMatshana7409
@londikaMatshana7409 Ай бұрын
Lomfana ukuhlaza......I can only imagine what he says n does behind closed doors😢😢😢
@princessbuhlegregory5479
@princessbuhlegregory5479 Ай бұрын
Wehhhhh ai ngigezizandla ngawe cc wehhh ai munuh usazokushiya n akhomali la wayiqeda😂😂😂😂
@siyabongawisemanmnomiya7038
@siyabongawisemanmnomiya7038 Ай бұрын
Nxem ngaze ngacikeka yaz😢 Iphi imali
@DuduMsane-w3y
@DuduMsane-w3y Ай бұрын
😂😂😂😂😂😂
@BafanaElliotTshabalala
@BafanaElliotTshabalala Ай бұрын
Kuya hlalwa ngezingani zabanye o mama lana ngaphanhle 😂😂
@KekeKhumalo-m3k
@KekeKhumalo-m3k Ай бұрын
waziban egoli wena maan ufunan egoli wena maan🤔washo u king Ginger wathi ongakbonanga egoli uzokbonezulwini🤐
@SimnikiweMlunguza-lk1qi
@SimnikiweMlunguza-lk1qi Ай бұрын
Mxm amacheri aweak yerrrrr
@AlfredNgoni-cz5uv
@AlfredNgoni-cz5uv Ай бұрын
Imali
@ZaneleNobuhle-cl8ll
@ZaneleNobuhle-cl8ll Ай бұрын
Waze wanamanga umfana
@tebogotsomela2095
@tebogotsomela2095 Ай бұрын
Getting addicted to this show because imnandi and noStufutufu uyshaya kahle❤
@ninajacobs-qq8je
@ninajacobs-qq8je Ай бұрын
Usisi denge gl khokwamali apho
@BekisileelsieMabaso
@BekisileelsieMabaso Ай бұрын
Ayikho nje into oyibuyelelayo kulomfana usazokhala wena
@MnqobiNdwandwe-e3m
@MnqobiNdwandwe-e3m Ай бұрын
Shona khona😂😂😂😂 yey futh niyadlal ngath jesuuuh
@BonganiNdlovu-ed2pp
@BonganiNdlovu-ed2pp Ай бұрын
Lintombazana yisidididi akusela Mali uzalomkuhlani nje
@MapasekaTshabalala-q2w
@MapasekaTshabalala-q2w Ай бұрын
Awuuu kodwa ayisekho Mali egoli abadlali
@EnhleMbali-u6w
@EnhleMbali-u6w Ай бұрын
Uyavuya Sofie wiiiiiiiii uxalu xanduva
@thandekamanyoni4263
@thandekamanyoni4263 Ай бұрын
Yooooh bengingeke ngvume wahamba nemali😂😂😂
@melodyndlovu9858
@melodyndlovu9858 Ай бұрын
Ayi vele 😂😂
@ThaboMashabela-o3y
@ThaboMashabela-o3y Ай бұрын
NAM BENGEKHE NG'VUME YABHAYIZA LO GAL
@bathobelevitheka6349
@bathobelevitheka6349 Ай бұрын
U girl ubuyiswa yi Mali, iyaphambana lentwana kodwa
@MfanaNgelengele-o9p
@MfanaNgelengele-o9p Ай бұрын
Ey akasenamali lo ubuyiswe indlala egoli, uzolambisa ingane yabantu
@LindiweMavovana
@LindiweMavovana Ай бұрын
Ummm ngathi aziphelelanga kuguy😂😂
@sishieman1734
@sishieman1734 Ай бұрын
Ubuyele imali
@Makhgjkkii
@Makhgjkkii Ай бұрын
Yhooo uzophinda ukhale ucinge lo uzomdampa
@NomfundoZungu-vs5fs
@NomfundoZungu-vs5fs Ай бұрын
Baleka cc yithuthukani lena ayiphili ekhanda 😮😮😮😮😮
@SiyahNgubane
@SiyahNgubane Ай бұрын
Intwana yami ayisena nix 😂😂😂😂 izoziququdela ikhekhe lamahala Loool
@pheladitau6762
@pheladitau6762 26 күн бұрын
Ijoo😅😅😅😅kshuthi usis ufanelwe yindlala😅😅
@ncamsilenkosi6726
@ncamsilenkosi6726 Ай бұрын
Girl don't b a full move on yeke kuhleka into engekho uhlanya lolu I slima
@MmaletsatsiTsatsi
@MmaletsatsiTsatsi Ай бұрын
😮😮 you'll regret girl, there's no money.
@mhloniphenifrancis2065
@mhloniphenifrancis2065 Ай бұрын
Ngathi aythathi kahle nasekhanda lengqwele
@DuduzileMhlongo-gx8xb
@DuduzileMhlongo-gx8xb Ай бұрын
Ungabuyeli cc iskhohlakali leso sizokudla sithi singabanemali futhi sidle phansi uyohlala uyiskorobho sakhe njoba uzomvumela manje seku easy ukuthi akuphinde n akancengi akazehlisi uthi gabha umuntu wakho kusale yena uyisidwedwe wangdina yaz akhomali ushilo kustufuza wathi mali yaphela nya wena uyosetshenziswa nje mahala ey iyngane zethu ngokubalula ebafaneni uzihlekanisa nezwe uyazilulaza ngale para lakho ngathi lingakukhalisa none stop kukfanele vele
@DuduMsane-w3y
@DuduMsane-w3y Ай бұрын
Hayi cha lomfana uyangihlekisa 😂😂😂😂😂😂😂
@SavikaMozambique
@SavikaMozambique Ай бұрын
Ayisekho imali lana😂😂😂😂
@NsikeFaith-ve2js
@NsikeFaith-ve2js Ай бұрын
Into yokufunda kanje akuyona izinto zam😅😅😅mamameshana bo😳😳
@thimothymxolisi1303
@thimothymxolisi1303 Ай бұрын
😅😅😅.
@FanoziMngomezulu
@FanoziMngomezulu Ай бұрын
Amanga awani wena uyabheda nje kwaphela kwaphelimali kwahambanenqondo😂😂
@fikilezulu8852
@fikilezulu8852 Ай бұрын
Sicela u part 2 ayikho lento
@tembisabeula6337
@tembisabeula6337 Ай бұрын
Mali kuqala lol😂😂
@TshepoThage-n5d
@TshepoThage-n5d Ай бұрын
Yoh stufuza wazi zonke izithakazelo😊
@ThembelihleZwane-qk1px
@ThembelihleZwane-qk1px Ай бұрын
Kodw ayisekho imali sisi 😅khohlwa
@MantoeShangase
@MantoeShangase Ай бұрын
😂😂😂😂bagula bobabili laba
@NurseDoraMsomi
@NurseDoraMsomi Ай бұрын
Iphelile imali sduphunga somfana phinda konondindwa akho Toilet paper wena umzalu wakho wakushiyela imali wadlala ngemali wisilima ufunani kulentombazane hamba mgododoyi
@BongiweMathebula-b1t
@BongiweMathebula-b1t 10 күн бұрын
We gal uzodliwa mahhala ngule mpungushe
@NjabuloVilakazi-x6h
@NjabuloVilakazi-x6h Ай бұрын
Wemzukulu usuhlale kakhulu eGoli usuwulova manje 😅😅😅😅😅😅
@NomthandazoNxasane-mt2cs
@NomthandazoNxasane-mt2cs 26 күн бұрын
Ngabesa savuma bby akahambe nezinto zakhe zaseGoli hamba bby balekanje ngasavumi usenenkinga usebuyela kuwe engakuthandanga enemali wayidla nabanye kdwa aysekho usebuyela kuwemanje weeeeebaleka bbby mmmm
@njabulodlamini2385
@njabulodlamini2385 Ай бұрын
Zazingekho yini izkole eKzn
@manelizabuhle8515
@manelizabuhle8515 Ай бұрын
Wiiiii maye uzozibon wentombi akanatwa loyo balichuthil jub
@ThandekaMaphanga-o3d
@ThandekaMaphanga-o3d Ай бұрын
Futhi akanalutho bandla😂😂😂😂😂😂
@BafanaElliotTshabalala
@BafanaElliotTshabalala Ай бұрын
Blaqlife TV ngisa cela ukubuza ukuthi zitholakala kanjani izi number zase studio noma zase ma office enu. Nani babukeli cela ningisiza ngazo maninazo
@NokuthulaSibanda-xj8fj
@NokuthulaSibanda-xj8fj Ай бұрын
Kodwa lizathula lingatsho lutho lokhu engikubonayo ubhudie uthe imali ayikho kuqala episode kodwa manje uthi ikhona ustufuza uyathula zwiii
@siphamandlagule440
@siphamandlagule440 Ай бұрын
Ziyophosana eweni
@LucasRalinala-u6b
@LucasRalinala-u6b Ай бұрын
Ya😂😂😂😂😂😂😂 stufuza keep it up my sister
@MncedisiGxibha
@MncedisiGxibha Ай бұрын
Ei ntombazana ngathi ulahla imbowu yakho ngophoyiyana
@NanaMakhanya
@NanaMakhanya Ай бұрын
Ay ngvumelana nawe Mbuso kukhona okshaya manzi kulomfo nasekhanda mina sengyamngabaza
@BongieNcayiyana
@BongieNcayiyana Ай бұрын
Imali iyona eseyidololo akanalutho.
@VusiMkhwanazi-hv9ok
@VusiMkhwanazi-hv9ok Ай бұрын
Ntombhazane amadoda maningi akakuchabangi ngisho nakancane mayenemali uze nezifo uzogula akakuphonselanga ngisho isento
@MandyNgcobo-m4o
@MandyNgcobo-m4o Ай бұрын
Mina ngifuna asukume ngibone lojazi wemfundo ephakeme😂😂
@kevinmabogwane
@kevinmabogwane Ай бұрын
Cindezela bafo shona khona abakuyeke Stufuza 😂😅
@londikaMatshana7409
@londikaMatshana7409 Ай бұрын
UGirl uzobona ukuth imali ayikho abese eyaslayiza😂😂😂😂😂😂😂Mququde girl bese uyahamba nawe😂😂😂
@bongiwegugufakude8267
@bongiwegugufakude8267 Ай бұрын
Wesihlama somfana kade uhambile usubuya ukhuluma udoti wodwa ubuzolindwa ubani ngampela wegal Musa ukuba yisilima akasenalutho lowo ukhavolo lo obizwa ngokhakhakha
@njabulodlamini2385
@njabulodlamini2385 Ай бұрын
Isthuphethu sentombazane
@NONDUMISODLAMINI-hj5qq
@NONDUMISODLAMINI-hj5qq Ай бұрын
Masebancane labantu bezwakala noma bekhuluma ayi elemali liyangiqeda,ugal yena uzolahlekelwa okukhona ngokungekho sebalichutha ijuba😂
@AsimanyePhuwana
@AsimanyePhuwana Ай бұрын
Imali iphelile ndimbona ngeTekkie🤣🤣🤣Run girl
@andriesnkosi978
@andriesnkosi978 Ай бұрын
Imali isekhona😂😂😂
@noncebajonase9069
@noncebajonase9069 Ай бұрын
Silima lomfana ingathi akaphilile ekhanda
@FreddieNdosi
@FreddieNdosi Ай бұрын
Ngane yami tshela lomphuphe abuyele la evela khona Akasenaluthi Uzozisola ngane yami
@sphamandlamnguni8688
@sphamandlamnguni8688 Ай бұрын
Weeee imali ingasekho
@FifiFifi-s9w
@FifiFifi-s9w Ай бұрын
😊 money 🤑
@MazwiNtolo-gw3vz
@MazwiNtolo-gw3vz Ай бұрын
Bafanelene 😊
@MillyBooi
@MillyBooi Ай бұрын
Pewuuuuuuuu andiz
@LindokuhleZungu-o8s
@LindokuhleZungu-o8s 20 күн бұрын
Akusekho malilaa😂😂😂😂😂😂
@ThandokaziSidelo
@ThandokaziSidelo Ай бұрын
Gud question cc, wamkhohlwa njn umthanda
@RobertKhumalo-o7s
@RobertKhumalo-o7s Ай бұрын
Umdlalo lona
@SiphoDlamini-ym2tt
@SiphoDlamini-ym2tt Ай бұрын
Lona waphunyelwa yimali wayishiya lentombazane, wayodla imali amantombazane uyabuya manje uzodlala ngalengane. Kodwa uyaqhubeka uyamncengela phezu kwamanga awaqambayo, kwakhiwa kanjani phezu kwamanga, uganga ngayo lentombazane, Stufuza lungisa kahle ngeqiniso, ube fair ungavumisi omunye into nawe ongeke uyivume. Wena Stufuza ulwela ukuwina
@nelisiwethusi4708
@nelisiwethusi4708 29 күн бұрын
Abafana ay shame nalo girl naye ay bo nkosiyami 😊
@XolaniGumede-lj3xy
@XolaniGumede-lj3xy Ай бұрын
Lengane izodlala lomfana onesthuthwane nje
@SboneloMbanjwa-d4m
@SboneloMbanjwa-d4m Ай бұрын
Imali ayisekho grl khohlwa ulomfana uluthwa ubala
@AlphasMthombeni
@AlphasMthombeni 10 күн бұрын
Le sthithi sentombazana lomfana segula kunini e gudla siyabuya manje 😢
To Brawl AND BEYOND!
00:51
Brawl Stars
Рет қаралды 17 МЛН
coco在求救? #小丑 #天使 #shorts
00:29
好人小丑
Рет қаралды 120 МЛН
She made herself an ear of corn from his marmalade candies🌽🌽🌽
00:38
Valja & Maxim Family
Рет қаралды 18 МЛН
NGIPHENDUKE UMFELOKAZI INDODA ISIPHILA
51:57
THULELENI TV
Рет қаралды 136 М.
UYANGIJOLELA -HAPPY NEW YEAR DUYAZA FAMILY💕
39:37
Duyaza TV
Рет қаралды 147 М.
Isthembu Somjolo Ep3: Impi yezitabane osezwe elentombi ikhekhe
1:00:02
Wamithela omunye umuntu ethandana nami | LOVE BACK | S1-EP54
20:35
To Brawl AND BEYOND!
00:51
Brawl Stars
Рет қаралды 17 МЛН