Washesha - Buya, 2009

  Рет қаралды 46,984

Eusand1

Eusand1

Күн бұрын

Пікірлер: 36
@gwazelankomo377
@gwazelankomo377 4 жыл бұрын
Hau madoda ngakhumbula "Isilokozane " kodwa labafana abacula lombhaqanga abawubiza ngomaskandi kobe bayezwa ukuthi ingoma yayibekwa kanjani mm what a clear message
@ThobaniThwala-mp2oj
@ThobaniThwala-mp2oj Жыл бұрын
Kyajabulisa ukthol kth lezngoma azthandwa yim kphela akuyikho ukuthi ngmdala kodwa ngthanda stayela sakhona ay kulungile syabonga
@sbongiseniinnocent8776
@sbongiseniinnocent8776 6 жыл бұрын
wayishaya mnewethhu ingoma yakho kwahlengezela inyembezi kwabuya izinsuku zamzukwana izwe kuseyilo lisalawuleka.
@jabulanimhlongo5102
@jabulanimhlongo5102 4 жыл бұрын
Ngiyavuma lapho kwakusemnandi ingabe konakakaphi manje nje
@sanelisiwengulube8210
@sanelisiwengulube8210 8 жыл бұрын
Eusand 1 mfethu ngiyacela ufake nale album kawashesha usizi nale eneshloko esithi ukufaka nale ethi washesha ingoma ngiyawathanda lawo ma album ngingajabula kakhulu mangingawathola lawo ma albums kakhulu uwasheshaaa uSiziii
@solwazidlamini4426
@solwazidlamini4426 5 жыл бұрын
Nizivusaphi bo siyabonga ngizo phathela ubaba. 😂🙏❤️
@jabulanimhlongo5102
@jabulanimhlongo5102 4 жыл бұрын
Awu bakithi ! Awu madoda phezu kwakhe demede mani ibikhona ingoma kudala
@marginmega7840
@marginmega7840 3 жыл бұрын
Wathwasa kuKhansela yini na awuu sukani madoda
@thembamdluli7882
@thembamdluli7882 6 жыл бұрын
Hau mandoda lamaculo weee yoooh ngane zakwethu yangikhumbuza ngisalusa iyonkomo obhudie bethu besehla besathwele ama omega heeee
@mbutorichard4424
@mbutorichard4424 3 жыл бұрын
Nguwo lona umaskhandi noba ngathi yekaningoma idlale
@bonisilenkosi6266
@bonisilenkosi6266 6 жыл бұрын
Awu kodwa nawu umaskandi hhayi lo ewamakhosi abhedayo athukanayo
@jazomnyammlaba2917
@jazomnyammlaba2917 5 жыл бұрын
Ngekephinde ibekhona intenje inhlamba kulabafana bancane idlalubi
@mxohmthunzi6491
@mxohmthunzi6491 5 жыл бұрын
wawukuphi muzukwane sisaphethe lezi yoooh zimnandi
@nighthawksafricanighthawks3044
@nighthawksafricanighthawks3044 2 жыл бұрын
Masibonane
@Thwalinja-ZN
@Thwalinja-ZN Жыл бұрын
Bhasobha lapho Washesha mani suka suka
@brilliantnkomo4520
@brilliantnkomo4520 6 жыл бұрын
Akenisize ngingayithola kanjani lengoma ngise Ghana
@malunginokulunga2191
@malunginokulunga2191 6 жыл бұрын
ayi washesha lo mmm wangikhumbuza ubaba wayemthanda iyoooo
@aronenghoveza3408
@aronenghoveza3408 8 жыл бұрын
Ave ngimdlala uWashesha ungikhumbuza ngisayingane
@sokhulumthiyane7993
@sokhulumthiyane7993 6 жыл бұрын
Arone Nghoveza yhaa amaqhawe angempela ke lawa
@bhekinene7068
@bhekinene7068 6 жыл бұрын
ai mina ungikhumbuza baba ei wezidlala lezingoma futy zimnandy
@anne-marikoekemoer30
@anne-marikoekemoer30 5 жыл бұрын
Your 4n
@thembadlamini9129
@thembadlamini9129 3 жыл бұрын
Dlala washesha naw'shiya emagwaleni lomculo aseyethukana
@mbutorichard4424
@mbutorichard4424 3 жыл бұрын
Ndibulela kakhulu nindikhumbuza jourbug
@bomikazinomtshwe3305
@bomikazinomtshwe3305 5 жыл бұрын
Ngivele ngikhumbule ngisakhula
@zakhelekwenza3828
@zakhelekwenza3828 6 жыл бұрын
isaphila kodwa lensizwa madoda inezwi elimtoti ngathi izintombi zakuqala
@sibusisosnguse7654
@sibusisosnguse7654 4 жыл бұрын
Nami ngyafisa kwasi kuthi isaphila yini lezi yizingoma ezisho straight kumuntu awu madoda ngama 90s
@primrosetom8158
@primrosetom8158 8 жыл бұрын
eish lv ....Washesha ngcela iculo lakhe lethi ( ironing board ) ngyazifela ngalo please help
@bongieprincess462
@bongieprincess462 9 жыл бұрын
zimnandi ingoma zakho.
@nxakanxakamanyosimzila8564
@nxakanxakamanyosimzila8564 8 жыл бұрын
ngyazbongela
@mlungisenimkhize4581
@mlungisenimkhize4581 4 жыл бұрын
Mangizwa lezingoma ngivele ngikhumbule ubaba umphendukelwa inkosi yakabhekohlulwayo kweminye yemizi emkhulu ebukhosini bakamkhize emsinga enzala emnyamathi , ithi Kim khula ndodana hlambe uyokwazi ukucula , ayi inganekwane lesiyizwayo ebhuqa umfowa bo ungqazamba ecula ingoma ka washesha eyibhimba ,eyayishloko esithi amandlami , bafowethu yinhle lento eniyenzayo ngokusigcinela umlando wamaciko akithi inkosi inibusisi nezingane zene
@vigilantsibanda7345
@vigilantsibanda7345 3 жыл бұрын
2
@nxakanxakamanyosimzila8564
@nxakanxakamanyosimzila8564 8 жыл бұрын
ezamzukwane ksaphila izwe
@maxndebele8485
@maxndebele8485 8 жыл бұрын
Nxakanxaka Manyosi Mzila ngikhumbu ubhunti wami egula kwayikuncina kwami ngasala le cassette yonale l miss you my brother rest in peace
@jabulanimhlongo5102
@jabulanimhlongo5102 4 жыл бұрын
Kanti konakakaphi sonke sithi kwakusaphila izwe
@noluthandonoluthan9986
@noluthandonoluthan9986 6 жыл бұрын
Aw madoda
MXOSHENI - NGISAZO KUBONA FULL ALUMB
30:37
SUKUNGEKHO MEDIA
Рет қаралды 47 М.
Washesha - Isilokozane tracks
33:57
Eusand1
Рет қаралды 36 М.
Какой я клей? | CLEX #shorts
0:59
CLEX
Рет қаралды 1,9 МЛН
She wanted to set me up #shorts by Tsuriki Show
0:56
Tsuriki Show
Рет қаралды 8 МЛН
Charles Nsaku _ Economy (Audio)
5:10
A TCHAMANI
Рет қаралды 7 М.
EXCLUSIVE WITH PROPHET BUSHIRI
Malawi Exclusive
Рет қаралды 56
Ngamandl' Egazi
6:05
Holy Cross Choir - Topic
Рет қаралды 8 М.
Boney M. - Rasputin (Sopot Festival 1979)
4:30
Boney M.
Рет қаралды 637 МЛН
ikhansela band   Abantu Bayangihleka
43:28
Eusand1
Рет қаралды 298 М.
ABAFANA BESGODI-SIYOBE SINAWE FULL-ALBUM
38:38
SUKUNGEKHO MEDIA
Рет қаралды 23 М.
ABAFANA BAKA MAHAWUKELA-INKUNZI EMNYAMA FULL ALBUM
49:12
SUKUNGEKHO MEDIA
Рет қаралды 103 М.
Umshado Wosizi
4:21
Ikhansela Band - Topic
Рет қаралды 14 М.
Какой я клей? | CLEX #shorts
0:59
CLEX
Рет қаралды 1,9 МЛН