Ungikhumbuza ubaba ongizalayo, ubengumprofethi ekhonza ezion, yize wamdlula emhlabeni ngisemncane ngingafundanga okuningi kodwa okuncane ngakubona futhi ngiyakholwa ukuthi kukhona isipho engiphethe la kimi esisuka emathongweni. Okukhulunywa udokotela kuyiqiniso engilaziyo ebuntwaneni bami. I watched the other two interviews, my faith is restored ezinyangeni nasezintweni zesintu. Kodwa ngofikelwa yini Emnambithi 🥺🥺
@NqobileSokhela-lm2qo7 ай бұрын
Tyooo mina ngfunde okukhulu bandla namhlanje syabonga this man is so wise
@noxyglow23638 ай бұрын
Knowledge is power. I am happy to come across this guy ozkhulumela egcekeni. Wealth should come in a natural way ozelwe layo,but people don want to work towards their destined wealth, they want to cut corners
Nami ngiyasizonda ekhaya siyaphela ngenxa yabantu abazicabangela bona bodwa💔😭
@nomzamomoloi10857 ай бұрын
Ei nkosiyami kwaze kwabuhlungu thandazani bafwethu kunzima emnyango bona impela laba bozalo bayasiqeda
@luhlentezo42477 ай бұрын
Ngxe bantwana basekhaya. Kunzima impilo ihamba namaphutha anzima. Nibaxolele ngoba abantu bangena ezintweni befakwa ngabanye bengadingisisanga ulwazi nobungozi bezinto abazifaka kuzo. The day you forgive those people the day you find peace in your life😊
Thokoza khehla siyabonga ngamaqiniso. Kanti kutheni abalaphi bendabuko nanga challengi udokotela we need to see ukuthi who is who. They can't be just quite. Mabahlangane sibabone benza a bathi badume ngako. Let's see who is going to be the first to challenge u Dr Sithole. Let the challenges begin. Good ppl those who went to Dr Sithole please share with us ur experiences as we are being challenge to change our lives. 😅
@Ngwanezi7 ай бұрын
Esinjani isthwalo sakudala imali siyayidinga inkinga nje lesthwalo segazi ngiyasesab ngibe ngane eyodwa zwiiii
@dumazilemavundla43118 ай бұрын
Laba abagxekayo abazi Lutho ngezinto zaba ndala nezamadlozi uma ungakholelwa kubona musa ukukhuluma into ongayazi
@lucas_majola7 ай бұрын
Without fear, ngoktshela mina. Umsangano yonke leyonto. uJesu kuphela inkosi yami nawe as well
@BongiKunene-k4p7 ай бұрын
Manje ushukuth ukuthwala okwamadlozi?😮
@jnahamcasl91227 ай бұрын
Why ukukholwa is the main thing about these spirits....izinto zikamdali wakokonke akudingi kholo...I Christianity idinga ukholo, namadlozom adinga ukholo...umdali akananxa nenkolo yakho yena do as he will coz he is all powerful regardless u believe or not...yini kangaka madoda ngokholo why ukukholwa nje kodwa kudingeka kangaka...Chaaa something is wrong here...lento ivakala ngathi yinkolo yala emhlabeni le idinga ifuel ngokholo in order for things or spirits to work for u...my question is why is that?
I had long been waiting for this segmentI also admire his confidence. It's better to engage on ancient isithwalo than the blood ones. What's the point of acquiring wealth if not for your family or to leave a legacy for your kids 😩
Empeleni akukho ukuthwala okulungile.. Konke nje akuphephanga
@samuelmbokazi23188 ай бұрын
Kunjalo
@Simphiwe-z2y7 ай бұрын
Awufun Mali wena😂😂😂😂😂thwala maaaan nge cocrodile🐊
@scelowonkewonkembonane9706 ай бұрын
Asikho isidingo sokuthi athwale Dr Sithole vele unengcebo eningi nabantu bayangena bayageleza endumbeni
@simphiwelehlohonolo49618 ай бұрын
Siyabulela mphathinkqubo ngosiphathele le ncoko idlubhedu no Dokotela Sithole. Siyabonga ngolwazi enisiphathela lona. UBabu Sithole ngiyamdinga inene. I'm consider myself lucky to be the subscriber of your channel 🙏 usibongele ku Babu Sithole 🙏
@fisanizondi9518 ай бұрын
Angicabangi angiphuphi noma ngilele noma ngisendlini encane wema gede ayikho indlela elula yokthwala ekgcineni gazi kawena zofuneka weee klibhi😢siyalalela nje phela😊
yooo kunzima this guy is honest something a lot of witchdoctors dont tell pple 😮
@jnahamcasl91227 ай бұрын
Dr Sithole yingonyama he is exactly like umkhulu MAHLEBO engqangqarho ema Clare....hayi when they teach uyezwa ngitdho nezimumu nabangeva okhanda liqinile hayi nkosi bayeva kulezi nkunzi....bakhona nabanye qha basezoziveza Nika isikhathi❤❤❤
This is brilliant we want more of him please.. he as information please ask him about eye tatoos
@jnahamcasl91227 ай бұрын
Yeah we want more of Dr Sithole Plz phindani niyomlanda nimbize...Dr Sithole is young and he knows how to speak and teach to us new generation ethanda izinto...sexwayise dokotela Umuntu Womoya kakade Uliyeza kwi Sick and Dying Community...mkhulu umsebenzi udinga nimanyane nonke bodokotela bam ..qha asazi ukungcola, umonya nentliziyo embi singayikhupha kanjani emntwini ngoba yiloko qha okumqoka phambi kwenu zinkosi❤❤❤❤❤❤ bayedeeeeee
Plz next time ask Dr Sithole what muthi one must use in order for his ancestors to appear in dreams and explain to u about isiphiwo sakho, ukuthi usebenzisa muthi mni, wenze kanjani before nje uyohlola ...ngoba soyika uthwetyulwa intlahla zethu Zi dark wizards
@NomzamoDladla-ql4br3 ай бұрын
Angeke kuphele ukulahleka kwabantu makunjena💔💔💔
@LindokuhleZondo-v2m8 ай бұрын
Jesu ngiyigwala kabi ngeke ngilunge
@PhumulaniSbu2 ай бұрын
Amanga nje lawa akekho muntu ongabuya ezochaza ngokuthwala