No video

Wenzenjani uma WAZALWA wembethe? INdaba yomsamu !

  Рет қаралды 106,840

EBuhleni Isezulwini Lethu

EBuhleni Isezulwini Lethu

Күн бұрын

Wenzenjani umawazalwa wembethe? INdaba yomsamu !
UMfundisi Ntombela esiluleka ngokumele sikwenze uma sifisa ukulungisa indaba yokuzalwa wembethe noma ufisa ukulungisela abantu bakini.
#Shembe #eBuhleni

Пікірлер: 101
@nokwaziguma1578
@nokwaziguma1578 3 жыл бұрын
Syabonga mfundisi we nkosi waze wayicacisa kamnandi lendaba
@gugulethupurity9322
@gugulethupurity9322 Ай бұрын
Mina ngakulungisa ngaqala ngabika kubaba UNYAZI ❤️❤️❤️ayy ngabona umhlola# ushembe UNYAZI ungunkulunkulu
@nellymkhize5714
@nellymkhize5714 2 жыл бұрын
Amen Baba siyabonga🙏 ngolwazi osipha lona
@NozibusisoHlengwa
@NozibusisoHlengwa 7 ай бұрын
Ngyafisa ukuhlangana nomfundisi untombela kuningi okufosa ukuxoxa naye angazi ngingamthola kweliphi ithempeni ave kubalilekile kimi onosizo cela angosize ngyobonga kakhulu
@BrendaSibisi-ln2pv
@BrendaSibisi-ln2pv 3 ай бұрын
Babu Shembe ngicela umkhuleko nami ngazalwa ngembethe ngingatholaphi ongangisiza haleluya
@mzuveleimbongiyebhayibheli7570
@mzuveleimbongiyebhayibheli7570 Жыл бұрын
Sanibonani bantwana benkosi Unyazi ngiyethemba niyaphila Mzuvele imbongi yebhayibheli inhlalsuthi yase phakamani temple edumaneni Olundi owenza umculo omusha oyizintshumayelo ngezinkondlo ngicela ningilekelele ukusabalalisa umsebenzi ngyabonga 🙏 inkosi iyonibusisa 💝💝🔥🔥🙏🙏
@dr.dikeledimabalane4005
@dr.dikeledimabalane4005 3 жыл бұрын
The topic was Ukuzalwa wembethe,and UBaba was still explaining it very nicely until the part yo mhlwehlwe we mbuzi ne sphandla,then next thing he is interrupted by others, with other topics which are taking the content away.Hopefully Baba will bring the topic again without any interruptions.Makwande🙏
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
We do apologize about that. This session was mainly about answering many questions that people had in a very short period of time. We will however ask him to elaborate on this topic.
@dr.dikeledimabalane4005
@dr.dikeledimabalane4005 3 жыл бұрын
Siyabonga🥰🙏
@siphokhambule5243
@siphokhambule5243 2 жыл бұрын
Nami nginenkinga yesimo , sokuzalwa ngembethwe , futhi ngiliwele .iwele lami lenda. Sengike ngayilungisa indaba yengubo yami. Engifisa ukwazi ngabe ngembethwe ithonga lakusiphi isibongo njengoba no baba engaphelelisanga umshado wakhe. Iz into zona ziyafuna ukuvuleka kodwa inhlanhla iza kancane. Ngingalungisa kanjani isimo esinjenga lesi
@mamkhwa8286
@mamkhwa8286 2 жыл бұрын
Siyabonga baba Nombela.
@NthabisengNdaba-i2l
@NthabisengNdaba-i2l 16 күн бұрын
Syabonga kakhulu🙌
@mandisagasela7403
@mandisagasela7403 3 жыл бұрын
Siyabonga Baba Mfundisi nami uBaba owayengisiza eThornville wangifaka ngawo u7am emvakwalokho ngavukwa eqholo yinto engingayazi ingidonsa nzima ngabubula futhi njalo uma ngiye emanzini ngiphupha into njengoba injalo ngithi ngiyoyibheka ngiyifice ngithule ngoba kujningi okungenzayo ngiyabonga
@muhlemkhize4076
@muhlemkhize4076 Жыл бұрын
Siyabonga mfundisi untimbela nami ngiyafisa ukubonana nomfundisi mahlobo
@madammkandla9670
@madammkandla9670 3 жыл бұрын
Siyabonga mkhulu mina ngicela ukubuza ukuthi ngiyakhona ukusizakala ngingakhonzi nani njengoba nginenkonzo yami na umkhulu ukhuluma indaba enzima kakhulu.
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
Yebo, ungasizakala noma unenkonzo yakho okhonza kuyona.
@yandiiyandii5544
@yandiiyandii5544 2 жыл бұрын
Amen MaNazaretha amahle, ngyayketha Inkosi yase kuphakameni. Ngicela ama contacts ababa khona udaba ebengifisa angisize ngalo
@BrendaSibisi-ln2pv
@BrendaSibisi-ln2pv 3 ай бұрын
Haleluya utholakala kuphi ubaba okhulumayo ngise Tsakane
@sifisolukhele6456
@sifisolukhele6456 3 жыл бұрын
Lendaba ibalulekile kakhulu, kodwa nisheshile ukudlula kulendaba yokuzalwa wembethe. Ngathi singathola ukucaciselwa kahle lendaba.
@makaazo8365
@makaazo8365 3 жыл бұрын
Siyabonga Mfundisi ukusicacisela
@nkosinathimthethwa3520
@nkosinathimthethwa3520 3 жыл бұрын
The music is nice very, but it interferes with the conversation greatly.
@nomankanyambawasebukhosini7618
@nomankanyambawasebukhosini7618 3 жыл бұрын
Babuntombela lona mmmmm ngiyavuma uvunywe omunye ugogo ofembayo uthi umuntu mayenziwe izinto nguwe wenza ngeqiniso ngisho umsamo
@wondernkosi188
@wondernkosi188 2 жыл бұрын
nkosiyami syabonga baba
@skhumbuzomzimela8564
@skhumbuzomzimela8564 3 жыл бұрын
Yaze yamnandi kodwa bayashesha babuza izinto exiningi ngesikhathi esisodwa. Khona indaba abeza nayo yokuzalwa wembethe ubaba Mfundisi woNyazi. Ngoba iyinkinga kakhulu.
@ayandamhlongo2074
@ayandamhlongo2074 Жыл бұрын
Mahlobo Khehlalami
@thobisilegumede2374
@thobisilegumede2374 2 жыл бұрын
Mmmm waze waychaza kahle mfundisi onezindlebe uzwile
@sindiswangubo2785
@sindiswangubo2785 2 жыл бұрын
Kazi utholwa abanjan😢😢
@thefeathersoftfamily8078
@thefeathersoftfamily8078 Жыл бұрын
Ngiyabonga nami ngiyakucela usizo ngalinyelelwa yingane emsebenzini kusho ukuthi nayo kufanele ngimnikelele yini kanjani
@newyorkgumbo5537
@newyorkgumbo5537 3 жыл бұрын
Rev Ntombela
@manelisielwin5696
@manelisielwin5696 3 жыл бұрын
Amen ngicela kusizakala nam ngilungise ingubo yam
@chief9462
@chief9462 3 жыл бұрын
Sibonge ngolwazi, amen.
@ThandazileMsweli-sl6wf
@ThandazileMsweli-sl6wf 3 ай бұрын
Le yo kuhlela umndeni ikhona INkosi ayisisize siphume kuyo ngoba iysono ngampela uJehova uyabambulela abaningi😢
@nkosinathimkhize7294
@nkosinathimkhize7294 2 жыл бұрын
Amen
@nonhlanhlamaribe7050
@nonhlanhlamaribe7050 7 ай бұрын
Hmmm ey konke kusobala
@jabulanintokozo5471
@jabulanintokozo5471 3 жыл бұрын
Mmh yamnandi inkonzo please syacela kenifake izinkonzo ezigcwele
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
Siyaxolisa lapho esingenzi kahle khona, iqiniso lithi angeke sikwazi ukufaka i video yonke ephelele lokho kuvobe kuwukubulala umsebenzi wethu. Uhlelo lwethu luthi sizokwenza amavideo abe ama episodes. Indlela leyo okwenziwa ngayo yonke indawo. E.g ngeke ucele UZalo lwa next week. But ubuka olwanamhlanje luphele bese ulinda olunye. Siyacela nisibekezelele.
@ntombelangiphile8508
@ntombelangiphile8508 3 жыл бұрын
Syabonga Mfundisi weNkosi
@sandilemanqele7808
@sandilemanqele7808 3 жыл бұрын
Mahlobo!!! Amen.
@nicolashughed4634
@nicolashughed4634 3 жыл бұрын
Amen Baba
@Matthew6thirty3
@Matthew6thirty3 4 ай бұрын
Yoh wemfethu plz nikela impilo yakho kiJesu nguye yeswa inkosi
@velenkosinikhulekanibuthel2642
@velenkosinikhulekanibuthel2642 2 жыл бұрын
Ameni🙏
@siyehlakhumalo3039
@siyehlakhumalo3039 3 жыл бұрын
As Many as We are NAZARETH, We kindly Request Teachings like these to be PODCAST as Many as POSSIBLE. As these is helping us per Individuals on How to do OFFERING for Cleansing our Families. Ngoba sibaningi kakhulu esingamaNAZARETH kodwa ngoba abaGcotjwa banoMsebenzi omningi nangokushiyana koLWAZI abanalo sigcina sesiSHAYEKA ezintweni eziningi ngedlela ekumele silungise ngayo. ABANGAZAZI LEZIZINDABA ASIBATSHELANGA NGANI.!!!!!!.......?????? BAYOKHALA NGATHI.....
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
Noted, thanks✅
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
Noted, thanks✅
@msongiwensimbijobe9196
@msongiwensimbijobe9196 3 жыл бұрын
Mahlobo🙏
@newyorkgumbo5537
@newyorkgumbo5537 3 жыл бұрын
Wena ongamubonanga ujohan wuye lo
@sithabisomlaba977
@sithabisomlaba977 Жыл бұрын
Mina ngaya kulelibandla 2014 kwathi ngo 2015 izinto zingahambi Kahle njalo mangiya kubantu iphuma lento yokuzalwa ngembethe ngaya kobhabhadiswa uye uMfundisi untombela kaw7 washo wathi wazalwa wembethe emvakokuba ushembe wayesesho siqu sakhe ngimbuza ngyonikela wathi lengubo ayibuye....yalungiswa umuntu wakhona enazaretha...kepha kwabanhlanga zimuka kwamnyama yonkinto.....angangazi ukuth Kant kwenzakalani
@sbusisiwengubo3408
@sbusisiwengubo3408 Жыл бұрын
Ake ubheke indlela ozaleke ngakhona . Isbongo osisebenzisayo ukuthi siright yini
@starzgono854
@starzgono854 Жыл бұрын
ingunguza yona yenzenjani iyabhajadiswa ingasonti na?
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu Жыл бұрын
Yebo, izogezwa
@ntombenhlemagwaza9662
@ntombenhlemagwaza9662 2 жыл бұрын
Nakimi abantwana bambethe
@zakhelemkhwanazi6490
@zakhelemkhwanazi6490 3 жыл бұрын
Yebo Kunjalo baba ngiyaludinga usizo lwakho umfundisi
@sandilezondifashion4513
@sandilezondifashion4513 3 жыл бұрын
Nibaningi nichaza lezinto zichaza ngendlela eyehlukile, angeke ngibonge mina, lezinto zenu zigcineni kini ngoba nonke nisho okuhlukile.
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
Ikuphi lapho onga understand khona? buza mfethu nathi sizozama ukukucacisela. Inzima lendlela kodwa kuba lula uma selekelelana.
@sandilezondifashion4513
@sandilezondifashion4513 3 жыл бұрын
@@EBuhleniIsezulwiniLethu yabona uma kungase kuthiwe ngiyakubuza mfwethu, angazi ngingaqala ngakuphi ngoba nje kuningi. Imibuzo yam ngalezinto idinga ngihlale phansi nobuntu sibukane ezinhlamvini zamehlo uma ngibuza.
@shwashwabede7497
@shwashwabede7497 3 жыл бұрын
Yazi ngisho esiqiwini iDube 🦓 lizala yembethe ngisho inkomo Ithole lisuke lembethe sizogcina songena kwiBiology ke manje. Muntu meke watshelwa ilabogobela abagcwele umhlaba ukuthi wezalwa embethe uyake azitshele ukuthi uhlukile ku nabanye. Isifiso sami esikhulu ukuthi izangoma zikhishwe kumaNazaretha 🤞 ngoba sithi sibiza simema omdala wezinsuku sibe suzamula 😵 sibona lemimiyo yamandiki namandawo
@siyabongabathini3435
@siyabongabathini3435 2 жыл бұрын
How does one contact this man of God ?
@zwidenxumalo4588
@zwidenxumalo4588 2 жыл бұрын
Whats the name of the song playing from 02:28?
@9onkentbc833
@9onkentbc833 Жыл бұрын
Nginomtwana womfana engimthole 2020 kwesinye sezibhedlela ezinkulu lana eGoli wazalwa embethe inkinga udokotela wagcina etshela unina ukuth ingane imbethe wambonisa nengubo wambuza ukuth uzohamba nayo yin ukuya ekhaya wavuma kodwa akaze bamnike uma eth uyabuyela ngelinye ilanga bath baylahlile ngcela ukwaz ukuthi ngekw imhluphe yn umtwana lento ekuhambeni kweskhathi
@siyehlakhumalo3039
@siyehlakhumalo3039 3 жыл бұрын
Good day everybody, Please Consider the Comments and Respond to them as this is the Biggest Search Engine World wide, Where We Learn & Teach Others. Since the Video INDABA YOMSAMO by Mfundindisi Ntombela. We are still looking forward for Volume 2, As it is not Published up to today. Ngicela ungibuzele ku-Mfundisi Ntombela ukuthi izethembiso ze-Volume 2 INDABA YOMSAMO Ziyocedelelwa nini. Cause it was started so Good but it has never been Concluded as Promised. Olwethu UNyazi.....!!!!
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
Thank you for your comments. Your contributions are highly appreciated. This is video is part of the second Volume. Please be patient as we are still busy editing next videos.
@stmaluc522
@stmaluc522 3 жыл бұрын
ngicela ukubuza umah usuwenzile umcimbi wokwembulwa iziphandla uziqgoka isikhathi esingakanani???
@lindilemsibi9596
@lindilemsibi9596 3 жыл бұрын
Baba Ntombela nami ngazalwa ngembethe🙏🙏🙏
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
Sewuke wazama kodwa ukuyilungisa?
@ivykedi8488
@ivykedi8488 3 жыл бұрын
Tamkhulu ufumaneka phi kunzima mdala
@thabomakhoba1208
@thabomakhoba1208 2 жыл бұрын
Mhmm ngingamthola kanjan ubaba...ngibona angangisiza
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 2 жыл бұрын
ungamthola eBuhleni
@thabomakhoba1208
@thabomakhoba1208 2 жыл бұрын
So eBuhleni kukephi?
@thabomakhoba1208
@thabomakhoba1208 2 жыл бұрын
Ngazi eGoli ngase Ellis Park
@thabomakhoba1208
@thabomakhoba1208 2 жыл бұрын
Kodwa ngizogoogler manje
@mthabisengntjana9199
@mthabisengntjana9199 3 жыл бұрын
Yazamnandi incazelo
@siyehlakhumalo3039
@siyehlakhumalo3039 3 жыл бұрын
INDLWABU (Masturbation) ikusiphi isigaba kulezinto uMfundisi Ntombela azichazayo kubo bonke abeSILISA nabeSIFAZANE.??????
@fikilemncube2035
@fikilemncube2035 3 жыл бұрын
Ngyabonga Mfu wami kade ngasizakala
@bonganicyprianhlongwane1212
@bonganicyprianhlongwane1212 3 жыл бұрын
Kusabhabhadiswa nje makholwa?
@thobiledoris7023
@thobiledoris7023 3 жыл бұрын
Ubaba utholakala kuphi Nkosi yami
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
Ungamthola eBuhleni, eNanda in Durban. Ufike ucele uMfundisi Ntombela, uyobe esekusiza ukuthi unganikela kanjn kuShembe.
@siphelondlovu3482
@siphelondlovu3482 3 жыл бұрын
Ufumaneka kuphi baba
@mafikambatha2713
@mafikambatha2713 3 жыл бұрын
Unikelelwa kanjani umfowenu, uma wadlula engozini yemoto
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
Umshayela iThikithi bese umgeza amanxeba ngomnikelo. Lowomnikelo uwuhambisa eBuhleni. Sisazoyifaka enye i clip echaza kabanzi ngokunikela.
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 3 жыл бұрын
@@EBuhleniIsezulwiniLethu Singayithola inombolo yocingo lukaMfundisi uNtombela
@zamokhuhlezamo9244
@zamokhuhlezamo9244 3 жыл бұрын
Uma ngifisa ukufona ngiwatholani amanamba
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
Ukufonela uMfundisi?
@zamokhuhlezamo9244
@zamokhuhlezamo9244 3 жыл бұрын
@@EBuhleniIsezulwiniLethu 0822238799
@zamokhuhlezamo9244
@zamokhuhlezamo9244 3 жыл бұрын
@@EBuhleniIsezulwiniLethu yabo
@makhosikhosi1838
@makhosikhosi1838 3 жыл бұрын
Thokoza mkhulu okwami kunzima Angeles ngakwazi ukukubhala .utholakala kuphi mkhulu.kubalulekile kakhulu lokhu okukhulumayo.ngbonge mkhulu.inkosi ikulonde
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
Ungamuthola eBuhleni, eNanda in Durban. Uthi ucela uMfundisi Ntombela.
@makhosikhosi1838
@makhosikhosi1838 3 жыл бұрын
Ngphinde ngbonge mkhulu
@bonganisibisi6718
@bonganisibisi6718 3 жыл бұрын
Ngicela ukubuza, kuyenzeka yini ukuthi amawele elinye lizalwe lembethe elinye lingambathi? Ngasukelwa omunye nje umama wathi ngazalwa ngimbethe kumele ngilungise ngembuzi, manje akaze ngenze lutho.
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
Yebo kuyenzeka. Kumele uphinde uzwe komunye ukuthi iqiniso yini, before uzame ukuyilungisa.
@bonganisibisi6718
@bonganisibisi6718 3 жыл бұрын
@@EBuhleniIsezulwiniLethu ngyabonga kakhulu
@dumisanimlambo7255
@dumisanimlambo7255 3 жыл бұрын
Mfu Ntombela
@siphesihlejama6777
@siphesihlejama6777 3 жыл бұрын
Khona lento yokuba sothandweni kanti umama womunye wenu uyisibongo sakho noma salozwana naye... ningayithola kanjan intethelelo ngaphandle kokuthi nihlukane... anithinte lendaba
@shwashwabede7497
@shwashwabede7497 3 жыл бұрын
🤦🏿‍♂️ uMprofethi Isaiah Shembe (ukuthula makube kuye) wembulelwa incwadi “Izihlabelelo zamaNazaretha lencwadi kwisibingelelo sayo sitshelwa ukuthi izihlabelelo zazifika nezithunya zaseZulwini . Imibhedesho unthandazo wokuvuka , wokulala, oweSABATHA, bese kuba izihlabelelo ezifundisa ngokuziphatha kumuntu onguManazaretha okholwa uNKULUNKULU kaShembe. Indaba yomsamu esihlabelelweni akaze ngizwe Nceku kaNKULUNKULU ikhuluma ngoMsamu. Shembe ( UKuthula makube kuye ) wafundisa ukuthi umuzi womNazaretha awubiyilwe ucakwe ngombala omhlophe bese uyabhalwa ezinsikeni zomnyango ukuthi “Dumisani uJEHOVA Amen “ umuntu ongumnazaretha unesiguqo la khona ethandaza khona abike noma ngabe yin abhekene nayo. Izangoma uzithola zikhankasa yonke indawo nabathandazi bethi bayabona benza lokhu nalokhuya emzini kaNKULUNKULU bebhonga “Hhayi wena wazalwa umbethe , Hhayi wena unenhlanhla, hhayi akwimali la kuwe kuyafiwa konke lokhu uma ufuna ukwenza umuntu ososizini azibophe ngebhande lenkofe usho zonke lezinto kuze engezukusuka kuwena naye abe nethemba lokuthi kuzolunga kanti Qha. Muntu osuke engakukhipha osizini kusho uMprofethi kaJEHOVA kwisihlabelelo 119. UMprofethi Isaiah Shembe (UKMK) wasixwayisa ngalezinto funda isihlabelelo 23 uzwe ukuthi uthini . Yinhle inkolo yobuNazaretha ngoba inencwadi yayo ekhuluma ngoJEHOVA bese kuba khona ke abantu abathatha imikhuba yasemakubo bafune ukuzodunga abantu , umuntu ongasekho emhlabeni usesatshwa ukudlula owazi izinsuku zakho zokuphela. Asifunde ukwenza okukodwa uma ukholelwa kuMsamu Hamba uyekini emsamu uyohlaba ugaye wenze zonke lezinto osuke uziyalelwa abahlola imilhlolo , uma ukhetha ubuNazaretha uhambe ngosiko laseZulwini olungenasici, oluhlambulukile koMDALA WEZINSUKU.
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
Akusiyo yonke into efundisa ngenkolo ebhalwe esihlabelelweni. Akusiyo futhi yonke into eyafundiswa umprofethi uBabamkhulu, ezinye izinto sizifundiswe iNkosi Ilanga kanye neNkosi INyangayezulu. Ithi iNkosi Ilanga, "Ungathandaza kuNkulunkulu uyowuzwa kanjani umthandazo wakho ekude kangaka? Umuntu ohlakaniphile uthandaza kuyise, ethi baba uyangibona yini ukuthi ngilambile." Lokhu kusinika isithombe esigcwele ukuthi amadlozi ethu abaluleke kangakanani noma sesikholwa. Abaza amakhehla akwaMjadu athi nawe uzosikhumulisa lamabheshu usilahlise obaba na>? impendulo kaShembe yathi cha. Ayikho into ekuthiwa usiko lwaseZulwini. Nawe uyabona nje ukuthi leyonto uma uyisho ayihlangani.
@shwashwabede7497
@shwashwabede7497 3 жыл бұрын
@@EBuhleniIsezulwiniLethu 🤦🏿‍♂️ ngicela unginike la khona uBaba iLanga (ukuthula makube kuye ) esho khona konke lokhu okushilo kanjalo noBaba iNyangayezulu (ukuthula makube kuye ) share the link ngizoyilalela. Ngiyabonga
@shwashwabede7497
@shwashwabede7497 3 жыл бұрын
@@EBuhleniIsezulwiniLethu umthandazo wokuvuka vesi lesithathu : uJEHOVA ungumalusi wami angiyekweswela, Mina senziwa sakhe. Uyangelusa ebusuku nasemini. Uyavumela izindebe zami ukuphatha igama lakhe . Kanjalo nomthandazo wokulala ku vesi 3: uJEHOVA ungumalusi wami angiyekweselwa, Mina senziwa sakhe. Nangalemini ungondlile wangivikela ezingozini zonke ebezifanele ukungehlela . Ukubonga kwami koba ngaye njalo . Insika yalokholo lobunazaretha umthandazo weSABATHA vesi 3,4 lapho khona inceku kaJEHOVA ithi asasebe uJEHOVA sigcine imiyalo yakho asilobela yona ngencuku yakhe Mose (UKMK) ziningi kakhulu izihlabelelo ezithi asikhuleke sibhekise kuJEHOVA noma ngabe siyabathanda abazali bethu koda uthando lwethu ngabo alungaseqi ngoba sozithola sesihlambalaza inkolo enhle kangaka ekulindeleke Ukuthi inabe igcwale umhlaba wonke. Uthi Mprofethi Isaiah Shembe (UKMK) umthandazo weSabatha umkhonze ngayo yonke inhliziyo yakho nangawo Wonke umphefumulo wakho vesi 13 . Muthola isikhathi ufunde isihlabelelo 234 vesi 2. Yonke imiphefumulo ingeka Khonzekile uma uyendlala kahle inhliziyo yakho isandla somdala wezinsuku asifinyeziwe ukuba sikusindise . Munye oguqelwayo nokukhulekwa kuyena uJEHOVA ku phela.
@shwashwabede7497
@shwashwabede7497 3 жыл бұрын
@@EBuhleniIsezulwiniLethu usiko laseZulwini likhona uBunazaretha bonke bulisiko lasezulwini isimo sokuphelela ngezimiso ezamiswa nguJEHOVA uphile impilo yobungcwele funda kuNumer 6 umnazareth umuntu impilo yakhe yonke oyahlukanisele kuJEHOVA kuphela. Umuntu ongumnazaretha akabhuli akahloli imihlolo , heyi kuningi kakhulu uJEHOVA ophakemeyo ,womhawu, akalekelelwa ngezinto athi akazifuni thatha Bible ufunde kuLev imithetho yobungcwele
@EBuhleniIsezulwiniLethu
@EBuhleniIsezulwiniLethu 3 жыл бұрын
I Audio yeNkosi Ilanga ngizoyifaka uyilalele.
Indlela eRight yokwenzala iDlozi umsebenzi_INdaba yoMsamo!!
11:44
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 37 М.
"uzalwa wembethe" kulungiswa kanjani 0727606326
17:57
Dr Makhosi Phindile Hlongwa
Рет қаралды 9 М.
My Cheetos🍕PIZZA #cooking #shorts
00:43
BANKII
Рет қаралды 27 МЛН
Doing This Instead Of Studying.. 😳
00:12
Jojo Sim
Рет қаралды 36 МЛН
shembe; Mfundisi Ntombela ekhaya lemphefumulo ngiyisiboshwa
17:04
Ubuhle bo Nyazi TV
Рет қаралды 19 М.
Yini Eyenza Isidalwa Esikumbathile Singaveli
26:34
Dr Khehla Lomlungu (Zosukumizizwe)The Avatar
Рет қаралды 55 М.
Izazi vs Ndabayakhe (Umshado wenkosi Mkhwanazi) First half
21:49
OKUPHELELE MEDIA
Рет қаралды 1,4 М.
Ngambona kanjani uShembe ?
9:02
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 110 М.
UKUZALWA WEMBETHE OKUHAMBA NOBUWELE
30:11
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 39 М.
Kumele uthini uma uThandaza?
11:49
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 20 М.
Ligezwa kanjani iDlozi_Mfundisi Ntombela!
8:20
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 61 М.
My Cheetos🍕PIZZA #cooking #shorts
00:43
BANKII
Рет қаралды 27 МЛН