WHY MINA?? EPISODE 11// EBUHLENI NASEBUBINI NGIYOBA NAWE

  Рет қаралды 208,625

UHLANGA MEDIA

UHLANGA MEDIA

Күн бұрын

Пікірлер: 3 200
@nomsamdluli1963
@nomsamdluli1963 2 ай бұрын
What a descent guy and very respectful. Uzoba right uSpha very soon ❤❤
@LydiaMqwathi-cl6xk
@LydiaMqwathi-cl6xk 2 ай бұрын
Sewuthilile u Spha umsebenzi nge gama lika Jesu
@tandybrockett1308
@tandybrockett1308 2 ай бұрын
Amen
@Ma23595
@Ma23595 2 ай бұрын
Ayibo kuze kube yisikhathi eside kanti ungakanani loSphaaa ngoba phela mncane okwesibili umfana ozithobile nje kakhulu and bafanelene noMbali.lomama nje uyangicika mina
@Ma23595
@Ma23595 2 ай бұрын
Lomama unayo yini eyakhe imali iphi eyengane yakhe imali lomama unenhliziyo embi
@gabisilegabby8289
@gabisilegabby8289 2 ай бұрын
​@@Ma23595akanayo ufuna izingane zisebenzise amadoda anemali khona kuzongena ama plastic
@IgnatiusMaphosa-gb2yx
@IgnatiusMaphosa-gb2yx 2 ай бұрын
Amen 🙏
@nkosinathimthembu3739
@nkosinathimthembu3739 2 ай бұрын
Hlampe lengane eyabulawa ilomama hlampe iyona evimbizinto nje.uBhuti akalungise yona ayiphigama kuzoqaqeka konke Amen
@yvonnemdaka3125
@yvonnemdaka3125 2 ай бұрын
Mr presenter I give you your flowers 🌹🌼🥀🌺🌸🪷💮🏵️🍂🌼🌻🪻 you are the best ❤️🏵️
@GodfreyBongumusaGasa
@GodfreyBongumusaGasa 2 ай бұрын
Yiqiniso langempelake lelo nam nghamba nawe mntanomuntu
@NombuleloCokoto
@NombuleloCokoto 2 ай бұрын
Spha mfethu uNkulunkulu uzokusiza bhuti wami uzosebenza khululeka mina angiyikhulumi into engekho🤞🤞
@PinkyNgubeni
@PinkyNgubeni 2 ай бұрын
Mama uyasiphoxa singabomama kiyini lento oyikhulumayo uthi lomumtu uletho ukudla ekhaya zithandele yena wena undodakazi uthsnda uSpha uhlazo lento oyishoyo uyazi ksemhlabeni kungenzeka usizwa uSpha wash me I'm telling u
@sindimzobe8074
@sindimzobe8074 2 ай бұрын
Hayi ngeke Mama ayenziwa leyonto
@nzululwazimtolo1269
@nzululwazimtolo1269 2 ай бұрын
I pray ukuthi kubenjengokusho kwakho mtaka baba, uyazi kubuhlungu inhliziyo yami. 😢
@zandileSibiya-ri2dq
@zandileSibiya-ri2dq 2 ай бұрын
Evil witch, yoooo guys let's pray for this young man. A shame to us às mothers
@thuliechiliza-qj3xt
@thuliechiliza-qj3xt 23 күн бұрын
Cha ngilokhu lalela ay uyagula umama ngyaxolisa ukusho kanjalo kodwa Waze wanenhliziyo embi. Lapho uSpha akuve ezophumelela, Mbali bambelela esokeni lakho uThixo uzonibiyela uSpha asebenze nishade.
@mzwandilecele838
@mzwandilecele838 2 ай бұрын
"Mama ngicela usondelane nomuntu onjengo Jesu" 😂😂
@sdunhlafamilytrust890
@sdunhlafamilytrust890 2 ай бұрын
"Ey! lamazwi abesuka ekujuleni kwinhliziyo yeSelesele 🤣 ... Kuyahlekwa noma kufiwe 😔
@Phindile04
@Phindile04 2 ай бұрын
😂😂
@khosisibiya2197
@khosisibiya2197 2 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂😂😂
@alishasokoyi3130
@alishasokoyi3130 2 ай бұрын
😂😂😂
@NonhlanhlaDlaba-r2r
@NonhlanhlaDlaba-r2r 2 ай бұрын
😁😁😁😁
@nzululwazimtolo1269
@nzululwazimtolo1269 2 ай бұрын
Yazi yabuhlungi inhliziyo yami ngawe Spha. I pray ukuthi kuvele tycoon engakwazi ukusiza nge spani my brother.
@GagaMkhwanazi-yw9dx
@GagaMkhwanazi-yw9dx Ай бұрын
Umama ubolile
@ThokozaniDavid-wg6gw
@ThokozaniDavid-wg6gw 2 ай бұрын
First comment 🎉🎉🎉 ngicela ama Likes Family 😂😂
@NolwaziInnocentiaKhuzwayo
@NolwaziInnocentiaKhuzwayo 2 ай бұрын
Hello fam😄❤️
@sphamandlangcobo3099
@sphamandlangcobo3099 2 ай бұрын
Bungeke ubeke umbono before ubhale lofirst comment because this is not a comment
@nicholasramafola4427
@nicholasramafola4427 2 ай бұрын
I wish all the best for both of them spha and mbali as parent you raise a child to make her happy not to make choice for ur child
@khayizenisonnyboy1334
@khayizenisonnyboy1334 2 ай бұрын
I've been in this situation now m happy my wife she's working am working life goes on
@magiqmuziq6119
@magiqmuziq6119 2 ай бұрын
The Host is always the standout factor for me. whatever situation he's able to approach it in a polite manner. Great show & positive outcome always
@NicoletteMngadi
@NicoletteMngadi 2 ай бұрын
Lomama owahlulwa impilo usesebenziza ingane nje ngabantu abathengisa umzimba. Why lomama engafundisi ingane yakhe ukuze impilo ishitshe impilo ayishitsha umfana if undo eshitsha umuntu
@ZiphoMajola
@ZiphoMajola 2 ай бұрын
He is best
@AlbertinaMakalima
@AlbertinaMakalima 11 күн бұрын
Siya Qumba I like your manner of approach to a problem situation u are non judgemental,respectful ,u give the clients time to say their inner feelings ,u politely remind the interviee to ventilate properly .I like the way u approach parent child relationships not forgetting human right factors Phambili Ndosi ❤❤🌹🙏🙏
@yvonnefisher3016
@yvonnefisher3016 2 ай бұрын
This mama is very lucky, her daughter is in love with a single man, why not leave them to struggle alone instead of killing the baby, what if thus the only child she was ment to have. Count your blessings mama, my daughter is in a relationship with a married man, i have tried to give her advise, she doesn't listen, i would happily accept a single man even if he's not working.
@tl3482
@tl3482 2 ай бұрын
She is a gold digger
@BonnieMasina-rp3wb
@BonnieMasina-rp3wb 2 ай бұрын
I will never kill my grandchild even if she is fatherless
@josephinahmogale8412
@josephinahmogale8412 2 ай бұрын
The man that brings plastic he also brings aids
@AnnaDuma-l1d
@AnnaDuma-l1d 2 ай бұрын
Nicolle,ungumbulali,mhlampe iyona ngane abeyophephela kuyo uma isikhulile
@AnnaDuma-l1d
@AnnaDuma-l1d 2 ай бұрын
Ungcolile lm sorry
@HlengiweSefehle-dx6dc
@HlengiweSefehle-dx6dc 2 ай бұрын
Nyembezi za Spha ngeke ziwele phansi thanks sisi ngokuthanda u Spha ❤❤❤🎉🎉
@ZandileMaseko-ng1qr
@ZandileMaseko-ng1qr 2 ай бұрын
Spha Bhuti wami,Ngicela wazi ukuthi izinyembezi zakho aziweli phansi,Kukude la niya Khona nino Sisi Mbali uNkulunkulu uzoniphakamisa,Ngicela niqhubeke nibambane ninoMbali nize Ningahlukani,U Nkulunkulu uZokuphendulela kulo Mama Ongakufuni ngaphandle kwesizathu,Qina my Brother Sengathi ungathoka uMsebenzi Ngokukhulu ukushesha,Unkulunkulu eNiphakamise❤❤❤❤❤❤
@nomsamahlale3945
@nomsamahlale3945 2 ай бұрын
South Africa, Sizani ubuti ngemsebenzi
@Sibongile-maseko
@Sibongile-maseko 2 ай бұрын
Please bandla
@AyandaPhoswa
@AyandaPhoswa 2 ай бұрын
😢mmmm kubuhlungu bafethu ukuhlukupheka,Spha bhuti ngyacela iNkosi ikudize
@dudumwelase6636
@dudumwelase6636 Ай бұрын
Siyamcelela bandla!!!
@bhambathaluyanda9516
@bhambathaluyanda9516 2 ай бұрын
We start by liking before watching because qumba maqumbane is really phenomenal with this presenting thing he is very careful and delicate with his words 👌
@NkanyisoMhlengi-of7gr
@NkanyisoMhlengi-of7gr 2 ай бұрын
Akaboshwe lomama yinja yombulali
@NokuzolaJayiya
@NokuzolaJayiya 2 ай бұрын
Jele kodwa akaboshww
@NkanyisoMhlengi-of7gr
@NkanyisoMhlengi-of7gr 2 ай бұрын
Nikubiza ngomama yini nalokhu
@NonkululekoNonkululeko-t7i
@NonkululekoNonkululeko-t7i 2 ай бұрын
Maka boshwe lo mama
@FosterkolobeMoroatshehla-mu5uq
@FosterkolobeMoroatshehla-mu5uq 2 ай бұрын
WY yena Asae goyena moshimane yoo wao bereka
@busimnyandu3309
@busimnyandu3309 7 күн бұрын
Waze wawrong cc haybo Jehova....Spha Tixo ukhona uzokusikelela kukokonke uze ungamlahli uMbali ngamaphutha aleslima esiwu Nina ulimelile iqiniso ..wishing both of you brighter future ever....Wena slima Sama creamer zobona Jehova
@bluesky1685
@bluesky1685 2 ай бұрын
ave eynkinga umuntu ocabanga ngesisu, angenza noma yini futhi wingozi kakhulu. Izwe lonakele kangaka abantu abanje. My favorite show, my favorite host with the most.
@yvonnefisher3016
@yvonnefisher3016 2 ай бұрын
Mbali education gives a woman independence, i was happily married and my husband died when i was pregnant, luckily i was educated to get a decent job, i was able pay fees for my daughter up to university level. Go back to SCHOOL.
@malefumofokeng4759
@malefumofokeng4759 2 ай бұрын
Mbali hamba esikoleni uspha indoda uzo uthola umsebenzi
@malefumofokeng4759
@malefumofokeng4759 2 ай бұрын
Oo lomama umthakathi spha sizo thandaza unkulunkulu anicine
@malefumofokeng4759
@malefumofokeng4759 2 ай бұрын
Maqumbani inkosi isicinele wena
@malefumofokeng4759
@malefumofokeng4759 2 ай бұрын
Lomama engathi inkosi inga mcina abone inhlahla ezayo kulo mfana❤❤
@micht5358
@micht5358 2 ай бұрын
@deeman666.
@deeman666. 25 күн бұрын
We need part 2 when Spha is working
@thobileblose2634
@thobileblose2634 2 ай бұрын
Bathi abadala lapho kukhona uthando nendlela ikhona, makukhanye kulezingane bakithi yinhle intoyazo❤❤❤❤
@GodfreyBongumusaGasa
@GodfreyBongumusaGasa 2 ай бұрын
Hhay kuzogcina kukhanya lapha vele Uma sekuzosa kubamntama
@dudumwelase6636
@dudumwelase6636 Ай бұрын
​@@GodfreyBongumusaGasaAMEN!!!!👏🏾🙌
@melokuhleximba4426
@melokuhleximba4426 2 ай бұрын
Mphathi wohlelo. Ngicela utshele uSpha ukuthi akangene a google u-DPSA2024. Le isite yamathu omsebenzi akwaHulumeni. Aphuma njalo ngo lwesihlanu (Friday). Aka google uDPSA 2024, uzobona ku circular 27 Kukhona ama internship akwaLabour...ikhona i-internship efuna umuntu one Marketing. Ngicela asheshe a-applye. Avalwa ngomhlaka 14 August 2024.kumele a-emaile uZ83 neCV kuphela. Ikhona iemail. Uzo ona laphaya kulamapost. Ngicela aphuthume. Ngimufisela inhlanhla nemphumelelo. Ngathi engawuthola umsebenzi uSpha...
@dudumwelase6636
@dudumwelase6636 Ай бұрын
Amen!!!!
@roserami6094
@roserami6094 2 ай бұрын
I like everything about you my presenter your the best
@noreenm5018
@noreenm5018 2 ай бұрын
Mbali, please find a way to study, contact NSFAS. Spha, stay strong, keep ukubheka umsebenzi, uzowuthola. Please do not listen to this lady, whatever alushoyo ngawe akulona iqiniso. You are respectful, smart and strong. Sizofika isikhathi sakho. To both of you, please protect yourselves, ningabe nisayenza ingane, until nishade, nithuthukise impilo yenu.
@KhanyiesileNxumalo
@KhanyiesileNxumalo 2 ай бұрын
Washo kahle
@ZaneleShabalala-re1go1234
@ZaneleShabalala-re1go1234 2 ай бұрын
Spha pray God will give you a good break and this woman will be very sorry
@dudumwelase6636
@dudumwelase6636 Ай бұрын
Makube njalo!👏🏾🙌🙌🙌
@MasixoleGwelesha
@MasixoleGwelesha Ай бұрын
Ngcolile kodwa mamandini
@nontuthuzelombuthuma5864
@nontuthuzelombuthuma5864 2 ай бұрын
Sphah akakaye e Nosa Westville 6 Barham road ayobheka if for code 14. Aye ku 34 excess road akhulume nomkhuli oyi security azikhalele please Sphah God may bless you
@CbosEasyRecipes7
@CbosEasyRecipes7 2 ай бұрын
❤️❤️❤️
@NonhlanhlaDlaba-r2r
@NonhlanhlaDlaba-r2r 2 ай бұрын
💕💕
@bongekilekhanyile1523
@bongekilekhanyile1523 2 ай бұрын
Akaphilile mqondweni mah ka Mbali akasile impela akaphelele ekhanda🤞
@Nontokozo-mh1gn
@Nontokozo-mh1gn 2 ай бұрын
Mama onje ayi ngeke yagulalomama
@ThuliNdlovu-wx5ib
@ThuliNdlovu-wx5ib 2 ай бұрын
Kaphilile ngempela lomama ekhanda izinto nje ephuma emlonyeni wakhe
@ThuliNdlovu-wx5ib
@ThuliNdlovu-wx5ib 2 ай бұрын
Kaphilile ngempela lomama ekhanda izinto nje ephuma emlonyeni wakhe
@mphikelelimtshabe6344
@mphikelelimtshabe6344 Ай бұрын
Akaphilile nyan nje lona
@dudumwelase6636
@dudumwelase6636 Ай бұрын
​@@ThuliNdlovu-wx5ibhayi bohhh! Kaze ngiyizwe into enjena!😳😳😳😳
@bongidlaminibong1102
@bongidlaminibong1102 2 ай бұрын
Spha uyakuthanda uMbali❤ ngicela ungamyeki if ususebenza ujabhise lesisitha senu esiwumaka Mbali
@NtokozoGumede-h2s
@NtokozoGumede-h2s 2 ай бұрын
Umthakathi lomama
@NombuleloCokoto
@NombuleloCokoto 2 ай бұрын
Ayikho i show engiyithanda njengale Qumba maqumbane laqumb'iselesele bhinyilika mbhinyiliki into eyavalwa nge thousand😂😂❤
@Castle-b2f
@Castle-b2f 2 ай бұрын
Iqhwirha!😭😭😭😭🤷🏿‍♂️
@thokozanimaphanga326
@thokozanimaphanga326 2 ай бұрын
Cha bandla mama ukhohlakele, wena wawukhethelwa yini kini amadoda, uyithathaphi lento oyenzayo?
@SfisoXulu
@SfisoXulu 2 ай бұрын
Ayqedwa nkosi
@sifisonyuswa3353
@sifisonyuswa3353 2 ай бұрын
Lomama wahluleka yena ukufunda abenemali manje ufaka ingcindezi ezinganeni. Usefuna uMbali athandane nalesgwili khona yena ezolala naso futhi esephuca uMbali lelisoka elinemali. Kuzolunga boy nathi sadlula kulenkinga.
@PontshoKhanye
@PontshoKhanye 2 ай бұрын
2024 haaay kuningi..imali isihamba phambili yooh
@ManelisiManqele-w1w
@ManelisiManqele-w1w 8 күн бұрын
Sopha ungamyeki umbali Uma usuryt mile nawe umama wakhe engakufuni .I pray uthole umsebenzi
@NelyKhumalo
@NelyKhumalo 2 күн бұрын
Good
@priscillangcobo6356
@priscillangcobo6356 2 ай бұрын
Maqumbane buti ❤❤uyi good presenter futhi ineziyalo usemncane kabi kodwa uyakwazi umthetho uneskole uhamba phambili ❤❤❤❤ma Qumbaner
@NelisiweNoziphoNkosi
@NelisiweNoziphoNkosi 2 ай бұрын
God, May you please take away Spha's sorrow and pain. Help him God and bless him. Spha, this bone of your bones. Never leave her.
@philisiweshabangu2424
@philisiweshabangu2424 2 ай бұрын
Kyenzeka umuntu akuzonde ungenzanga lutho😢 snaking by hating u? Lord have mercy
@bafanarapakgadi1834
@bafanarapakgadi1834 2 ай бұрын
I hope u Spha never leave this gal when he gets money it's good that this video will remain to remind him. She ate all the money now she blames the guy for it.
@sifisozondi4114
@sifisozondi4114 2 ай бұрын
My wish as well
@AbongileGift
@AbongileGift 2 ай бұрын
ndi worried nam naleyo ngoba thina madoda asthembakali Siya change izinto mazlunga mayb ulunge only for now ngoba engenamali
@mamsiemakubo2770
@mamsiemakubo2770 2 ай бұрын
Let's hope and pray ukuthi athole umsebenzi anganjikeli umase right cos Mina ngibekezele umyeni wami wathola izimali emsebenzini wazidla nomtwana womgani wami but ngeke ngithi lomfana uzonjikela ngifisa bashade basebenze baphumelele Mina ngaghilwa sheim
@phumigamede394
@phumigamede394 2 ай бұрын
Hayi imibuzo yakho maqumbane ngiyakvuma❤❤❤
@nichopapas6637
@nichopapas6637 24 күн бұрын
I do enjoy your show a lot. I can't speak Zulu but I hear when they speak. I watch this show always. People are so cruel. This is how people judge one another..Keep up the good show Mr presenter.
@Z_marshmellow
@Z_marshmellow 2 ай бұрын
The presenter asks relevant questions, you are very good bhut wam, I enjoy your shows
@BaningiMasilela
@BaningiMasilela 2 ай бұрын
Pls take your child to school & stop being cruel. Spha has qualifications,he will be a better person in future.. you are selling your daughter. I'm so disappointed mama
@JabuNtshayintshayi-y7p
@JabuNtshayintshayi-y7p 2 ай бұрын
Umam akasukubukel phansi omuny umunt
@nomvelosiwela
@nomvelosiwela Ай бұрын
Lomama kshuthi uyahlanya 😢😢😢😢God bless your relationship Mbali,Spha siyakubongela ngomfazi kuyiqiniso elingephikwe ukuthi iningi labantu besifazane kulezinsuku bathathwa imali sengathi ungawuthola umsebenzi
@doctorradebe1254
@doctorradebe1254 2 ай бұрын
Zonke izvakashi zethu zvele zith sezi ryt nge video ya qumbamaqumbane azibe zisafuna ukuyphinda😂😂😂😂😂
@diwaunitymasuku4548
@diwaunitymasuku4548 2 ай бұрын
😂Ziyangibhora njani ngisuke ngifise ngani ziyayiphinda ukuyibuka
@brianmanyanda
@brianmanyanda 2 ай бұрын
Lol thus my favourite part 😅
@thandekazuma9957
@thandekazuma9957 2 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@doctorradebe1254
@doctorradebe1254 2 ай бұрын
@@brianmanyanda kodwa lo weslisa owadlwengula ingane ye girl friend wavele wath ay ay wacela ukuhamba after ebuke I video
@brianmanyanda
@brianmanyanda 2 ай бұрын
@@doctorradebe1254 lol angazi kusuke kutheni 😀
@ThuliyThandeka-qh7it
@ThuliyThandeka-qh7it 2 ай бұрын
😂😂😂😂😂oplastic mama isgcino uzothi abathengise ngomzimba Jehovah
@gloriashozi555
@gloriashozi555 2 ай бұрын
Impela
@SindisiweNdlovu-xi4oz
@SindisiweNdlovu-xi4oz 2 ай бұрын
Useshilo already ngeke alwe kanje
@fikilefiki5270
@fikilefiki5270 2 ай бұрын
Ayikhona ayikhona😂😂😂Maqumbs❤❤❤❤ umama onjani lo😢
@NkosazaSukwana
@NkosazaSukwana 2 ай бұрын
Andisakhali ngenxa yalomzali, Nam ndingumzali, ungcolile lomzali akakwazi ukukhethela intombi yakhe uboyfriend, UThixo uzobaphakamisa abantwana😭😭💗
@nzululwazimtolo1269
@nzululwazimtolo1269 2 ай бұрын
Waze wabola lomama lapho uphakeme ngokuthobeka.
@lihlekhayiyana6171
@lihlekhayiyana6171 2 ай бұрын
Ndiyamazi lomntu
@ZandileShange-wb7zt
@ZandileShange-wb7zt 2 ай бұрын
Dadewethu fundisa ingane yakho ukuze ube nekusasa eliqhakazile,ungayikhetheli ingane yakho,wena uzonda umfana nekhaya lakubo wena unenkinga engqondweni ngyaxolisa ukubeka kanjalo.awumufuni awuzenzisi lomfana uzizwa unjani uma esekhala,uyisikhohlakali uphuzisa ingane imbiza ekubeni ikhulelwe umubulali ngena ejele uzophuma lomfana kulolusizi akulona ,ngokwenza kwakho azi ukuthi uyamukhuphula uzophumelela uJehova uyalungisa ,kwaNtombazane yakho isengozini💔kuwena unesandla esibi.Presenter mntanami ngiyakuthanda kakhulu uma usuthi akahambe ahlangane nomama abozoshintsha umphefumulo walomama nginifisela impumelelo nobabili bantwana🙌
@DeeBlangwe
@DeeBlangwe 2 ай бұрын
Kodwa ude ubulale ingane yengane yakho yho ngibuhlungu 😢
@ntombienhlemahlaba8368
@ntombienhlemahlaba8368 2 ай бұрын
Ubulala,abazukulu😈
@MhleliDlomo
@MhleliDlomo 2 ай бұрын
Lespoki salomama esbovu ei usathane,ncese bru kuzokhanya maduze,engabe uyokubuka kanjani uma usuphumelele mmm angabulali wena lo mama.
@MpumeleloGumede-h8x
@MpumeleloGumede-h8x 2 ай бұрын
Uyacreame lona ubuso bumhlophe Kakhulu
@TeneleDlamini-q7c
@TeneleDlamini-q7c 2 ай бұрын
​@@MpumeleloGumede-h8x😂😂😂yaz' uqin'sile 😅😅izandla azifan nobuso
@maureenngake331
@maureenngake331 2 ай бұрын
The mother is so evil how can she do that to her own daughter. That means you can kill somebody only in the name of money, she deserves to rot in jail greedy, greedy bad mother and heartless 😭🚨🚔🚔
@thinathusi1935
@thinathusi1935 2 ай бұрын
Yena lomama what has she he got in her life? Akafundanga akanamali she wants to use her children for her own gain. I wish uSpha athole umsebenzi and do well in their lives
@sifisozondi4114
@sifisozondi4114 2 ай бұрын
Ulandela ibhodwe eliconsayo umama how I wish this guy will love this girl unconditionally he will never leaves her when he's working 🙏🏾
@NeoSehloho-p1f
@NeoSehloho-p1f 2 ай бұрын
Gentleman, don't say that ''there is nothing you can do about poverty '' You can do a lot, both of you. I am a testimony of that. Do something, don't wait for job, create employment, generate income for you and your community
@sydneysiyabonga2672
@sydneysiyabonga2672 2 ай бұрын
Vele uyoqala impilo yakho far away uphume kulodoti kamama
@leratoolifant1988
@leratoolifant1988 2 ай бұрын
I see a bright future in this couple with or without money.
@masibongentuli3384
@masibongentuli3384 2 ай бұрын
Me too
@MannehengMareka-if2oe
@MannehengMareka-if2oe Ай бұрын
This woman is a witch.i wish you guy's happiness ❤❤
@gabisilengwenya-mu7gi
@gabisilengwenya-mu7gi 2 ай бұрын
Uyazi ukube ngine company bengizocasha umfowethu ngimnike a better position ukuze lomama ambone uSpha a mover from zero to hero. Nakhona why angazirhandaneli naye kulobaba ofaka o plastics kuzecachubeke nokuwathola, ayeke phansi izingane.
@user-sr7hg7on3
@user-sr7hg7on3 2 ай бұрын
Qumba maqumbane syabonga nge show eneziyalo syafunda la big up bhuti watching from Gauteng
@achumiletsele8859
@achumiletsele8859 Ай бұрын
I like this guy nangendlela abuza ngayo its lovely beautiful gift bekulele uba ngu Gift
@zuzekagxavu1021
@zuzekagxavu1021 2 ай бұрын
First to comment 🎉🎉🎉❤❤❤💃💃💃💃
@MpiloCebo-k4h
@MpiloCebo-k4h 2 ай бұрын
Second 😂
@makhosimazubane1701
@makhosimazubane1701 2 ай бұрын
Yaz uzosebenza uspha 👏🏾Linda Mah kuse early leyondoda oyfunayo yoplastic iza nenkinga zayo aksizi ukufoster zinto ngoba uphethwe indlala pls okbalulekile injabulo emtaneni finish
@lekauphofa4323
@lekauphofa4323 2 ай бұрын
Finish happinness comes first.
@NkosingiphileZulu-d8h
@NkosingiphileZulu-d8h 2 ай бұрын
Lomama usebenzisa lezingane ngendlela embi yokufuna ukudla ngazo,may God give you strength Spha uthole umsebenzi uqhubeke no Mbali ngoba uyakuthanda
@badimo5416
@badimo5416 2 ай бұрын
Mbali's mother have something she don't wants to tell us Definitely there is something big with Spha family but she don't wants to let the cat inside the bag Nothing is impossible to God Part 2 please
@ttmkhwanazi
@ttmkhwanazi 2 ай бұрын
Lendoda imupha imali udayisa ngengane akazizwa lomama 😢
@SlindileDlamini-z9s
@SlindileDlamini-z9s 2 ай бұрын
Manje umama ufakeni emlonyeni ngathi ufake isnemfu nje😅
@mpilozmntambothikah9586
@mpilozmntambothikah9586 2 ай бұрын
Ufake sona nami ngiyambona lo clever 😂😂
@sthembileluthuli8543
@sthembileluthuli8543 2 ай бұрын
😂😂😂😂😂
@happysgwebela8664
@happysgwebela8664 2 ай бұрын
Yooh ufake Sona 😂😂🤣🤣🤣🤣🤣
@CheerfulOldTypewriter-nu8ie
@CheerfulOldTypewriter-nu8ie 2 ай бұрын
😂😂😂😂ngyambonaaaa
@NonhlanhlaDlaba-r2r
@NonhlanhlaDlaba-r2r 2 ай бұрын
Bengamnakile yazi isona lomathanda imali😁😁😁
@nokwazigumede2733
@nokwazigumede2733 2 ай бұрын
Hawe ma such a painful story Jesu wam.innocent soul died because of umhobholo😭😭😭😭
@NonhlanhlaMthembu-zz7jl
@NonhlanhlaMthembu-zz7jl 2 ай бұрын
Isonakali sikamama lesi😢
@LizzyNomvulaFaku
@LizzyNomvulaFaku 2 ай бұрын
Good morning cllg hayi kunzima you're intervention is very great to deal with such problems. This mom is very cruel. In tswana we said Pelo eja serati
@FabulousMama1234
@FabulousMama1234 Ай бұрын
Nkulunkulu ipha uSpha umsebenzi ngiyakhuleka Jehovah
@MinathiGama
@MinathiGama 2 ай бұрын
Waze wangusathane umama! Ngiqinisile Ngiqinisile ngithi kini: nasesihogweni uyobe elekelela usathane ukugovuza izoni.
@zanellesun1534
@zanellesun1534 2 ай бұрын
Yhooo uyobe emsiza ngampela,uqinisile,uqinisile njengoba usho...
@mrsdubenxasana8619
@mrsdubenxasana8619 2 ай бұрын
Awuuu Ngeke ngisho no Satbane uzombonga ngeke kungadlalwa nje sathane lo abgimazi u belongaphi lo sis
@AndiswaNqobile
@AndiswaNqobile 2 ай бұрын
Uccc usemncane akahambe nae ayofuna umsebenzi noma emakhishini, iwrong nje lento eyenziwa ilocc😢😢😢😢😢​@@zanellesun1534
@khanyicele3688
@khanyicele3688 2 ай бұрын
Kubi futhi kubuhlungu ukuthi uSpha akasebenzi😢,I wish ukuthi uSpha asebenze alethe nezimfanelo zinke zika mama bese eyiphatha kahle ingane yakhe.
@BrigetteKhumalo
@BrigetteKhumalo Ай бұрын
Spha izinyembezi zakho ngeke ziwele phansi usazobaryt bhuti empilweni❤❤❤❤
@ntuthukomhlongo4468
@ntuthukomhlongo4468 2 ай бұрын
Ibizomshiya kabuhlungu leyo enemali,aphinde ahluphe ingabe,wena wakhethelwa umama wakho, wakhohlakala lomhlola wamama?ubuhlangana nalo woplastic nje,yini uthi awufuni ukuhlangana nesoka,Spha register ku pnet mfana wami uzowuthola omuhle umsebenzi, GOD will bless you 🙏❤️♥️♥️
@SkhunjuliweNdlovu
@SkhunjuliweNdlovu 2 ай бұрын
Tjoooo wat a sad episode mama deserve to rote in jail ngeke phela sizwengaye
@landekadzanibe
@landekadzanibe 2 ай бұрын
Kodwa UJehova kanti kungene ni kithina bazali lomama kunokuba ajabule ukuthi ngane yakhe inesoka eliyithandayo yena ufuna onemali angayazi nokuthii phumaphi nokuthii ingayphatha ka Jani ngane yakhe yena nje URyt as long kino plastic oza kuyena kuphelile UJEHOVA AKAKE ASISIZE THINA BAZALI SAZI UKUTHI YINI UKUBA UMZALI MAYE😮
@philisiwengcobo-cl5gn
@philisiwengcobo-cl5gn 2 ай бұрын
9 months pregnant wakhe waze wsthi uMbali ngoba ebona okuqhakazile uSpha ngiyamuzwela kodwa ke waqala ngokugcinwa ngakho wadiliza umthangala kababa umama aniyizwa ipain yakhe noyizwa kwezenu izingane bantakwethu.UThando kaluboni futhi umama njengoba nje enokumngabaza uSpha angiphiki kungenzeka ungubambo lwaMbali okungenzeka methola umsebenzi alobole or abone ofundile kumele uMbali ayothi Mah ngiyaxolisa azehlise ubuntombi buthathiwe akatholi okumpholisayo kubantwana bakhe bobabili.Umama ubuhlungu owami umzali wacishe wangibulala kodwa ugcine enendodana waphola ngoba yamenzela iqiniso noSpha umama uyombiza axolise ngane yami ngangenziwa inhlungu baqhubeke babe umama nendodana awukho umuzi ongashunqi intuthu yawo masibheke macala bantakwethu singapoint umama asithi uSpha akabusiseke ngomsebenzi apholise umama inxeba elisenhliziyweni finish singafaki usawoti esilondeni.
@esthermbuyazi2003
@esthermbuyazi2003 2 ай бұрын
Sondelana no Jesus mama, nomama bomthandazo
@hlengiwezondi405
@hlengiwezondi405 2 ай бұрын
a@@philisiwengcobo-cl5gnngivumelana nawe mina bonke ubuhlungu buya enhliziyweni bafethu umama naye wenziwa ubuhlungu benhliziyo akumnandi uwumzali abantwana bakho bedlale abantu mahala. Yes iphutha lenzeka ukuthi kukhipheke isisu but mina ngiyamxolela umama
@Sjadu71
@Sjadu71 2 ай бұрын
Inkinga abuseko ubufakazi if bebukhona ebezobolela kona
@NombuleloPhakathi
@NombuleloPhakathi 2 ай бұрын
Iyoooh ukhohlakele lomama sis ayibo unkhunkhulu uthatha osemsamo ambekeke emnyango osemtango ambeke emsamo lomama usazosha
@fikilekhaba6975
@fikilekhaba6975 2 ай бұрын
Waze wanempakamo ebhedayo wenaMama udlala ngezingane Phuma Wena uyasebenza uyeke phansi izingane Ukhohlakele weMama 💔💔💔💔💔😭😭😭😭😭
@nthuthukomadonsela3474
@nthuthukomadonsela3474 2 ай бұрын
lapho wadla imali yendoda Budedengu usefuna ukondliwa oboy friend bezingane zakhe.....wangidina umzali😢
@leratoradebe8701
@leratoradebe8701 2 ай бұрын
Yeh salukazi ndini awumfuni uSpha" uzokwenzani ukuthi bangaqhuneki?
@leratoradebe8701
@leratoradebe8701 2 ай бұрын
Uzobahlukanisa?
@prudencemtshali2957
@prudencemtshali2957 2 ай бұрын
Ngendlela akhohlakele ngakhona akaliboni nephutha💔💔
@leratoradebe8701
@leratoradebe8701 2 ай бұрын
UMbali wagezwa ekuchithekelweni yesisu? Ungumbulali satan hawu mbopheni maThousand biza usidlodlo bafo
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 2 ай бұрын
Ngisalalela My Buti ❤🙌 hayi imibuzo yakho idida usathane😂
@vistom5784
@vistom5784 2 ай бұрын
Hhayi yona itoomuch imibuzo,mina ngingavese ngivalelise early kuleshow bandla🤞🤞🤞🤣🤣🤣🤣
@bonisiwekunene5869
@bonisiwekunene5869 5 күн бұрын
Alleluia mayesewutholile umsebenzi Qina Spha kazi lomama unjani ungclile
@bonisiwekunene5869
@bonisiwekunene5869 5 күн бұрын
Nkosi sizable labantwana ubulele lomama AKABOSHWE ungenaphi ekusebenzeni akafuni nokuxolisa unenhliziyo embi akaye yena e Hilbrow uyayizonda kwa ingane yakhe
@MakhosazaneWinnieNdwalane
@MakhosazaneWinnieNdwalane 2 ай бұрын
Umzukulu wakhe Jehova umama akayeke ukuthanda imali ngoba nesgwili sakhe leso mhlawumbe sithwele nje
@bhekiziklass6904
@bhekiziklass6904 2 ай бұрын
Umosha ngemali. Mama manje ukahle magcumbane. Urong namuhla
@bhekiziklass6904
@bhekiziklass6904 2 ай бұрын
Akahambe lakhaya vele
@Ma23595
@Ma23595 2 ай бұрын
Exactly
@MthokozisiSishi-v3t
@MthokozisiSishi-v3t 2 ай бұрын
Ngiyasola sithwele vele.eish ma olady flop
@XolisileButhelezi-x8m
@XolisileButhelezi-x8m 2 ай бұрын
Waze wonakala lo mama,sehlulela nokuxolisa ngokubulala ingane kaSpha, spha mft nklnkl uzoksiza zowthola umsebenzi,
@njabulodlamini2385
@njabulodlamini2385 2 ай бұрын
Kodwa lomama wonakela ufuna ukudlala istokfela ngengane
@bonginkosimyaka6223
@bonginkosimyaka6223 2 ай бұрын
Ezinkingeni zethu zonke la emzansi kunesandla somuntu wesifazane kepha ngokushoda kweqiniso kugcine kugxekwa amadoda odwa.
@priscillangcobo6356
@priscillangcobo6356 2 ай бұрын
Phephisa Boy Sphamandla💔uJehova uzokukhuphula lithatha osemnyango limubeke msamu lithathe osemnyango limubeke emsamu,ubonile mawami uyazi emshadweni akudlalwa yini engathi ayiqhubeke nemfundo kunomshado akudlalwa emshadweni
@thobekachiliza-c7r
@thobekachiliza-c7r 2 ай бұрын
Bakwethu siyacela ongaba nosizo alekelele ajabhe usathane ngegama likajesu amen
@NombuleloMsomi
@NombuleloMsomi 2 ай бұрын
Ngaze ngakuthanda Mbali Sphah uze ungakhohlwa umbali iyaphila lengane eiy ngoba thina bazali akuve siyinkinga kodwa ❤❤❤
@sibongilemurangandi8545
@sibongilemurangandi8545 Ай бұрын
Uyathakatha lo mama soze kulunge nje empilweni nxa lo mama elokhe esempilweni zengane lezi
@IvySibanyoni-jr2sg
@IvySibanyoni-jr2sg 2 ай бұрын
We as parents must support our kids irrespective of not in favour of the son/daughter in law as long as they love each other we must stay away from their affairs ❤❤❤❤❤❤
@mpindakunene2103
@mpindakunene2103 2 ай бұрын
CHA YINJA LOMAH KODWA SPHA BAKITHI YAZE YABABUHLUNGU LENTOYALOMAH .UZOBULALA USPHA LOMAH KODWA NGUBANI BAKITHI ONGASIZA USPHA NGOMSEBENZI .LOMAH SENGATHI NKOSI ENGADA NGOBA UZOBABULA
@tsepisohaborone5161
@tsepisohaborone5161 2 ай бұрын
Spha is lucky to have this lady on his life ❤️ they must slow down and he must focus on finding the job to be financially stable then he can lobola his woman.As he is doing that it's never too late for mbali to go back to study her mother must not be the problem because she lost that right when she decided to terminate her child without her knowing that so if she becomes a problem tho their relationship they must open the case against her killing their child. Wish them good luck and presenter with your team keep it up!!!!!
@dollyshozi1898
@dollyshozi1898 Ай бұрын
Awuthi ngikuthi va nge🌹🌹🌹🌹 wemphathihlelo uyalimela iqiniso lomama konakele ekhanda ukuhlupheka kwakge ukuthwesa abanye abantu
@nonhlanhlakheswa8932
@nonhlanhlakheswa8932 2 ай бұрын
Angasodeli umfana angambulala akamthandi🎉🎉🎉
@MolateloRebecca-i7y
@MolateloRebecca-i7y 2 ай бұрын
Spha will get the job in the name of Jesus. As for wena Mbali 's mother you need prayers. Stop being greedy. That hatred of yours will come bite you back
@EmilyMathye
@EmilyMathye Ай бұрын
When the time is right everything will be fine God is good all the time, what will happen Spha will work and the girl must go to school Mom don't judge the book by its cover, one day the situation will change to better Spha keep on trust and believe the outcomes will be good
@zamamkhwanazi2441
@zamamkhwanazi2441 2 ай бұрын
@1 min 13 likes 😂😂😂 ayi sihlezi sikulindile maqumbane ❤❤❤
@portiaroye4410
@portiaroye4410 2 ай бұрын
Yhuuu inguye no Steteleku ❤❤❤❤
@Cmmymtimandze
@Cmmymtimandze 2 ай бұрын
Which means si liker kuqala singakabuki 🤣🤣🎉❤❤
@NoziphoNontando-v9k
@NoziphoNontando-v9k 2 ай бұрын
We mama ukhohlakele Ufana nobuso bakh lobu obumhlophe izitho zimmyama .maqumbana umama wazikhethela ukuba mpofu
@SphaThango
@SphaThango 2 ай бұрын
​@@NoziphoNontando-v9k😂
@zwelihlegcwensa2550
@zwelihlegcwensa2550 2 ай бұрын
Yoh ubani ofuna ingane yakhe ukuba idliwe mahala haaaaa🤞🤞🤞 ikipite izinikele endodeni, ingane ayikayazi impilo abafana bayajika. Ngisho emandulo kwakushiwo ukuthi indoda ingle ngezinkomo zayo hayi ngomphambili.
@DanielZwelibanziMkhwanazi
@DanielZwelibanziMkhwanazi 2 ай бұрын
Kubhlungu kakhulu lokho NAMI ngike ngaba kuso lesosimo,kodwa namuuhla umkhwekazi ungthanda ngendlela eyismnga nakuwe Sma kuzalunga ngelinye ilanga
@VuyiswaMphandle
@VuyiswaMphandle 2 ай бұрын
Uyagula lomama ! Wena Spha qhubekani nempiloo enifuna ukuyiphila nibek ithemba ku MDALI UZOWUTHOL UMSEBENZI NIYEK ESIKHOHLAKALI KUSAMEL ASONDELE KU NKULUNKUL ALUNGISE NOKO KONAKELE USAYHANE USADKALELA KUYE 🙏🙏
@FunekaZulu-p4n
@FunekaZulu-p4n 2 ай бұрын
Umama ukhulumisa okomuntu oyisigwili ongafuni ingane zakhe zithande kwandlwana ufuna muntu onemali kwayena engenayo🤷
@bathandwandongeni8764
@bathandwandongeni8764 2 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂😂
@matavelalexandra4396
@matavelalexandra4396 2 ай бұрын
Lomama nkosi nhloboni.Akahambe yena ayoqwayiza ngoba izingane azifuni ukuqwayiza.😢😢
@gloriashozi555
@gloriashozi555 2 ай бұрын
Wangiphuca emlonyeni akaqome aze aquleke ezothola imali.
@NkanyisoGeza
@NkanyisoGeza 13 күн бұрын
Yey lenhlobo kamama hudoti akehlukile mnqwayizin ngeke haibo
@kgomotsomohapi3258
@kgomotsomohapi3258 2 ай бұрын
Sphe please do the right thing job first and get married children after and wena stop killing your grandchildren
@nencymalindo1479
@nencymalindo1479 2 ай бұрын
Mbali cc funa umsebenzi uzosiza umamakho ufunde khona uzophumelela empilweni yebo uyahlupheka umawakho there's no need ukumletha lana what i can say is get a job nomuntu wakho God will provide you guys impilo izoshinsha ❤
@phililemosia6956
@phililemosia6956 2 ай бұрын
UMbali yislima, uthengisa umama for I boyfriend and it's nt guaranteed ukuthi Spha will never change. Yena uMbali makafunde azimele, aside umawakhe, yiooo Mbali u dom
@ZamekileZamaMzimela
@ZamekileZamaMzimela 2 ай бұрын
Mbal wenz kahle bebezokwaz nin wambulalisa ingane esiswin
@ZamekileZamaMzimela
@ZamekileZamaMzimela 2 ай бұрын
Nivuna munt othanda oplastic
@SibusisoKhoza-b3r
@SibusisoKhoza-b3r 2 ай бұрын
Izithuphethu
@patiencemahlangu4214
@patiencemahlangu4214 2 ай бұрын
Lomama yingozi no matter what akufane le akhiphe isisu somntanakhe ngumthakathi lomama njalo kuningi asazo kwenza why wadla imali ayeyitshiyelwe yindoda yakhe engafundisi abantwana
@nolizwimgwebi
@nolizwimgwebi 2 ай бұрын
Eyi sizela uMbali kuba mhla asebenzayo uSpha izobuya yonke lentlungu yenziwa ngumha...kodwa ndimfisela intlahla uSpha kunye noMbali❤❤❤😢
@MagdaleneSongame
@MagdaleneSongame 2 ай бұрын
What a humble boyfriend...umama wants to correct her past mistakes ngabantwana bakhe...sad reasoning just 4 aboplastic
@masibongentuli3384
@masibongentuli3384 2 ай бұрын
He is so humble😊
@leratoolifant1988
@leratoolifant1988 2 ай бұрын
The mum did that out of love. Personally i don't blame her.
@phililemosia6956
@phililemosia6956 2 ай бұрын
Mbali is wrong, her mom is protective. Mbali mst study and work ayeke abafana. One day u Spha uzolahla uMbali and she will come back to her mom with nothing. As a mom ngihambisana no mama, ayokho lento yalezingane,bobabili kumele ba focus ekufundeni basebenze bcz life is nt easy
@gettymoyo914
@gettymoyo914 2 ай бұрын
Umma ka Mbali ufuna ama plastic it's not like uvikela ingane yakhe chaa​@@phililemosia6956
@CbosEasyRecipes7
@CbosEasyRecipes7 2 ай бұрын
Kunzima ukuba wumzali cause kids do not come with a manual. She might be doing it the wrong way but she is pulling them even closer even though consequences might be bad. As much as she loves her child, there's selfishness in her
@sphiwedlamini5592
@sphiwedlamini5592 2 ай бұрын
Nikhomenta inquza straight.....straight nxa.
@busiswajajini4198
@busiswajajini4198 2 ай бұрын
Spha cool my broe uzosithola ispan yibambeni kanjalo no Rose nadityaniswa amadlozi nizobaryt soon dankoo
@PutlakoMjwara-z9g
@PutlakoMjwara-z9g 2 ай бұрын
We mbali umzali wakho usathane Mina bengingamduba ngihlukane naye aye ka he'll lomama wadla imali yesgwili wasithembisa ngendodakazi ufuna kudayisa ngengane good Mbali awuvumanga ukudayiswa umama okhohlakele
@ThulieMafu-i1p
@ThulieMafu-i1p 2 ай бұрын
I yooo ayi
@345gmailThabie
@345gmailThabie 2 ай бұрын
Mama imbiza kwakuyi mbza i ethi mbi noma kwakuyi mbiza efana nezinye imbiza 😂😂😂
@ThandekaKhomo
@ThandekaKhomo 2 ай бұрын
Abaye kumuntu abageze basuse lelithunzi lengane bayikhanyisele bayigqokise mhlambe khona okungavuleke ngoba ingane ehambe kanje yazisitha izinhlanhla ubhuti azame nokufakela amacv kumanagants bakhona oMasa,Gforce,Blue agent namanye aqashela amawarehouse
@BoniswaMnyameni
@BoniswaMnyameni 2 ай бұрын
Yhooo wt a sad episode.😢😢
@ZamaKhumalo-y8b
@ZamaKhumalo-y8b Ай бұрын
Udayisa ngengane lomama 😢 uyanya nje
@MiyaMiyas771
@MiyaMiyas771 2 ай бұрын
Ngibuhlungu kakhulu ngesimo sikaSpha ngokungathandwa umkhwekazi wakhe ngenxa yokungasebenzi, Kodwa ke kuzolunga nakuSpha ngifisa baqhubeke bathandane ngibuka uthando lwabo luzoqhubeka nezingqinamba ngifisa bathandane kakhulu ukuze siphoxeke lesikhohlakali somama😓
@SiphiweMaphalala
@SiphiweMaphalala 2 ай бұрын
Kani uSpha angakufaki enhlitiyweni yakho ngoba cc uyamtsandza futsi ume naye
@ndodomzwamandla
@ndodomzwamandla 2 ай бұрын
be strong bafo unkulunkulu uyezwa and uyakuhlelela umsebenzi ususemyango uzophumelela ngalo mama uyombonga oneday uyakukhulisa
@SizweMasala
@SizweMasala 2 ай бұрын
Bhinyilika mbhinyiliki qumbe maqumbane laqumba isele lentaba uvala ngamatawuzeni ohh madoda best of the best uhlelo lwakho ndaluthatha ndilibukele ndilapha eastern cape ❤❤❤❤❤❤🙏🙏🙏🙏🙏
@GertrudeRadebe-g2e
@GertrudeRadebe-g2e 2 ай бұрын
Waze wabheda ke lo cc ,Waze wangidina
@BrendaMbandlwa
@BrendaMbandlwa 2 ай бұрын
Owami umama wayengangishaya angiphihlize ngimfikela nomfana kanjena.uwrong ukuthi afike nesoka kumawalo mayb ingakho umawayo ekhuluma kanje.inhlonipho ayisekho bakwethu😮😮
@AndiswaNqobile
@AndiswaNqobile 2 ай бұрын
Iwrong eyokuthy umbali eze noboyfriend kumawakhe kodwa lena enemali iyangena ekhabo mbali nama plastic
@ZamekileZamaMzimela
@ZamekileZamaMzimela 2 ай бұрын
Uye lomama owaqala wenza ingamhloniph mhla eyinunuzela ngendoda yoplastic ila kwavela khona inayo indoda
@SamkeloMhlongo-s7o
@SamkeloMhlongo-s7o 2 ай бұрын
Cha guys ningamdudi lomama . Siphila esikhathini esisha , u guy ukhombisa ukweseka umuntu wakhe.
@BongiMkhize-qn5dc
@BongiMkhize-qn5dc 2 ай бұрын
I think kusizile nakhu uguy useyaz nokuth ugirl aka skjiphanga isisu ubezogcina em doubta umbali loguy.bekphoqa nje bahlale kanje uye unina odale lemess
@BongiMkhize-qn5dc
@BongiMkhize-qn5dc 2 ай бұрын
Akazhloniphi kwayena nje lomama kqala akayoqwayiza yena mayefuna madoda anemali.uzomloya isgcino lomama umbali abafake ischitho
@TembaniNkomo
@TembaniNkomo 2 ай бұрын
Please help this guy to get a job . They will make a good couple She loves him and please my guy you got yourself a good woman . Dont break her heart
@lindiwedlamini551
@lindiwedlamini551 Ай бұрын
Poverty changes people, umama is so terrified of poverty that she fails to look positively into the future. She can't see the fact that Spha can get a decent job in future
@StephenSefalafala
@StephenSefalafala 2 ай бұрын
Relationship without love is dead
WHY MINA??  EPISODE 12//UBUHLUNGU UMFANA EDLWENGULWA ISTEP MOTHER SAKHE
55:16
How I Turned a Lolipop Into A New One 🤯🍭
00:19
Wian
Рет қаралды 12 МЛН
Сюрприз для Златы на день рождения
00:10
Victoria Portfolio
Рет қаралды 2,5 МЛН
Всё пошло не по плану 😮
00:36
Miracle
Рет қаралды 3,8 МЛН
WHY MINA?? EPISODE 3// IHLAZO EZALISWA UMKHWENYANA KADADEWABO
46:39
UHLANGA MEDIA
Рет қаралды 290 М.
UYANGIJOLELA -SHE WANTS IT EVERYDAY AND THE GUY IS WORKING IN PTA!!
1:05:26
WHY MINA?? EPISODE 10// IYIMPANDE YESONO IMALI
1:01:12
UHLANGA MEDIA
Рет қаралды 256 М.
WHY MINA??  EPISODE 15// AKATHANDI LUTHO OKHOKHE INHLAWULO ENGENACALA
50:11
How I Turned a Lolipop Into A New One 🤯🍭
00:19
Wian
Рет қаралды 12 МЛН