Why abanye "Omakoti" behlukumeza izingane abazifice emzini?

  Рет қаралды 8,520

KNAPP FILMS

KNAPP FILMS

Күн бұрын

Пікірлер: 43
@NoziphoAgnesNozzy-y3k
@NoziphoAgnesNozzy-y3k Ай бұрын
mina nje anginankinga nezingane engizithole nomyeni wami kodwa inkinga yami ilanake,inhlonipho ibaluleke kakhulu kulento especially evela komama babantwana bendoda if basafuna umyeni mina engishade naye and kubesobala loko ngizobathemba kanjani labantwana bakhe cause siyazi phela izingane ziyasetshenziswa and babefikile lana emzini wethu bangena yonke indlu lena so kukuphi ukuphepha for lomfazi oshadile cause kusengenzeka noma yini
@Lil_Bae2Smart
@Lil_Bae2Smart 11 күн бұрын
Uchithiwe, uvuthiwe mfoka Nsele🤛❤
@ZintleNgcongo-p6b
@ZintleNgcongo-p6b 4 ай бұрын
Wow kwazi ❤
@mbalenhlemakhubo5472
@mbalenhlemakhubo5472 4 ай бұрын
Kuhlezi kuyintokozo nenjabulo ukuba kulelikhaya, Danko 👊🏻 very sensitive topic kodwa niyenzile I justice. Co parenting idinga abantu aba matured ayi iziwengu ezihlambalazayo futhi inhlonipho kuko konke iyona. Ebalulekile 🤝
@MveloyethuMagwaza
@MveloyethuMagwaza 4 ай бұрын
Indaba enkulu kakhulu. we killed it
@sihlenotshati2531
@sihlenotshati2531 3 ай бұрын
Khuphuka mfoka Nsele ngiyakuzwa mina
@EframNldovu
@EframNldovu 4 ай бұрын
Nakhoke ushada nezingane zakho muntu wesfazane ufikushone mzini umkhwenyana athathomunye umakoti izingane zakho zizokwenzenjan?
@noyazeph2206
@noyazeph2206 4 ай бұрын
Izingane azisale .
@ThembisileNgwenya-i6h
@ThembisileNgwenya-i6h 4 ай бұрын
Inkinga ngomntwana ongamzali kulula ukuthi unina wengane ayiphathise imithi ft iyaxabanisa ithatha izindaba izixoxele unina noma ithi kuyise wayo wena uyayihlukumeza ziyafidwa lezingane
@khosisibiya2197
@khosisibiya2197 4 ай бұрын
Injalo nje
@ThembekaNalediDhlamini
@ThembekaNalediDhlamini 4 ай бұрын
The only show that matters haibo Bab'Nsele welcome back 😊
@maxwellmasondo7306
@maxwellmasondo7306 Ай бұрын
Awugani nje nengane isala kubazali Kwazi
@sabeliwemagubane9576
@sabeliwemagubane9576 4 ай бұрын
Wow❤
@maxwellmasondo7306
@maxwellmasondo7306 Ай бұрын
MaZwane kodwa unamanga cc kusemhlabeni la ngiyakuvuma
@SnenhlanhlaGoba-p8z
@SnenhlanhlaGoba-p8z 28 күн бұрын
Min nghlala ngisho ngith izingane zendoda yakho ezakho fullstop ngisho ngabe kuthiwa zingaki ngyabong
@maxwellmasondo7306
@maxwellmasondo7306 Ай бұрын
UMvelo uqinisile uMvelo ngeke ngizithande izingane zakho Kwazi
@NeliswaNgcobo-j6h
@NeliswaNgcobo-j6h Ай бұрын
Umazwane ngiyamuzwa mina
@Philanincama-kk4mp
@Philanincama-kk4mp 4 ай бұрын
Uqinisile umvelo vele bayaphika abesifazan uma kuxoxwa kanje but deep down from their heart iqiniso lelu elishiwo umvelo
@manelizabuhle8515
@manelizabuhle8515 2 ай бұрын
Mmmmm ayi kwaze kwashuba jesu kodwa mina anginayo ngan kodwa ingane zesok lam nje ave ngizithand ngophoxwa yizo nje
@maxwellmasondo7306
@maxwellmasondo7306 Ай бұрын
Yes Mvelo akukho lula ukukhulisa izingane ongazizali mina ngishadile Mvelo nendoda enezingane mina anginangane ngaphandle zonke ezasemshadweni ezami futhi angikhokhoroshi shame kodwa uyazenzela
@maxwellmasondo7306
@maxwellmasondo7306 Ай бұрын
Nayikhuluma indaba esiqhatha nabayeni bethu
@maxwellmasondo7306
@maxwellmasondo7306 Ай бұрын
MaZwane ngeke ntombi uyomukele kuze kubenini cc
@SamukelisoSisekelo
@SamukelisoSisekelo 4 ай бұрын
Part 2 siwlindile
@MirriamChonco
@MirriamChonco 4 ай бұрын
Mfana wam nakhuluma indaba enkulu ziyahluku nyezwa ingane langaphandle abantu angazi why bengafun kumukela Ingane zamadoda ebethi uyakuthanda wena soneseka njalo kule studio syabonga
@phaphamanimenzi2092
@phaphamanimenzi2092 4 ай бұрын
😂 ngyanizwa uzomthatha lomuntu onengane yomunye umfana umshade uthini ngobaba wayo ingane njengoba wena usuzoyiphatha njengobabawayo😂😂😂 cha mina ngyanqaba nje ngeke ngimlobole umuntu onengane
@sandilengubane1611
@sandilengubane1611 4 ай бұрын
Mfoka nsele mayengazemukela zonke kushutj kungab lula kuthi uvele umtshel zonke kanye kanye hhai kancan kancan 😂😂😂😂
@patriciazwane9807
@patriciazwane9807 Ай бұрын
pho usikhulumelani isingisi ngoba lakuxoxwa ngesintu akekho umlungu
@EframNldovu
@EframNldovu 4 ай бұрын
Uyoshada nezingane umuntu wesfazane kukhona nengane yomfana kulezingane ngokuhamba kwesikhath isuke lengane yomfana ofike naye imithisi ngane yomfowabo mkhwenyana wakho sekusukingxabano
@mduduziMavundla7242
@mduduziMavundla7242 4 ай бұрын
Abakifuni leloqiniso abantu besimame
@Philanincama-kk4mp
@Philanincama-kk4mp 4 ай бұрын
Unsele uthe ngeke ashade nomawengani uze wathi uyamjaja umfana olobola umuntu onengan manje usuyajika uthi ungathandana naye 😂😂
@maxwellmasondo7306
@maxwellmasondo7306 Ай бұрын
Futhi mina nje angikwazi ukupretender Kwazi ngeke ngikwazi bro futhi mina iyazi indoda i have 3boys.into futhi okmele niyazi izingane zangaphandle ziyanixabanisa,indoda futhi iyabheka uziphethe kanjani lezi ngane yhoo ngavele ngafisa ukuba lapho estudio
@phumlanishandu-kp3ii
@phumlanishandu-kp3ii 4 ай бұрын
Engabe ngingahlala phans sixoxe kanjan nenye insizwa enginolwaz olugcwele ukut yake yamekeza umkami...noma ngabe kuthiwa ngangingakafiki 😂😂😂ayi angiboni mashinga ukut kungenzeka
@mduduziMavundla7242
@mduduziMavundla7242 4 ай бұрын
Eqinisweni uma ungumuntu wesimame onengane khohlwa ngokuganwa hlala phansi wakhele izingane zakho ikhaya ngisho noma ngabe uyindoda because vele ngeke kubelula special this days days kuyendzeka izingane zihlukumezeke emshadweni
@NombuleloNtuli-mo7jg
@NombuleloNtuli-mo7jg 2 ай бұрын
Kulula ukuyikhulisa uma uzoyifica isenonyaka noma 3 years ngoba uzoyifundisa izokhula yazi ukuthi ungumama inkinga omama bazo lezi ezificiwe ngoba kubuye kuntshontshwane nobaba bezingane yonakaleke indaba eselwa ngengane
@MoratuwaSetona-lp3yi
@MoratuwaSetona-lp3yi 2 ай бұрын
Ayinguye wonke umntu wesifazane ohlukumeza abantwana bendoda, kodwa I always say umntu ongu mama uphatha abantwana bakho ngale ndlele wena mntu ongu tata omvumela ngayo. That's why you should always put your kids first, mna I would rather stay single than dating umntu ongafuni abantwana bam cause bakuko konke kum. Kufuneka umxelele ukuthi your deal breaker ngumntu ongafuni abantwana bakho.
@maxwellmasondo7306
@maxwellmasondo7306 Ай бұрын
Nomuthi uyafa bafethu
@patriciazwane9807
@patriciazwane9807 Ай бұрын
Umuntu wesimame uyakwazi ukuthi ungaphinde ungifonel le ngingumfazi womuntu nalengane sekungeyakhe ngoba ngithathe nayo kunonqi lapho
@nokulungakhumalo658
@nokulungakhumalo658 7 күн бұрын
Mina vele ngoba ngamfica engenazo uma ingaqhamuka manje cha bandla angiyemukeli
@Philanincama-kk4mp
@Philanincama-kk4mp 4 ай бұрын
Kunomehluko ukuba umzali on the child efika isindala
@khosisibiya2197
@khosisibiya2197 4 ай бұрын
And akulula 😅
@NombuleloNtuli-mo7jg
@NombuleloNtuli-mo7jg 2 ай бұрын
Ngomthetho nje mina bengiźothi masuzele nje ungabe usashada khulisa izingane zakho nomake uzijabulise nje njengomuntu osemncane ungabe usawubheka umshado
@ZaneleShabalala-re1go1234
@ZaneleShabalala-re1go1234 28 күн бұрын
I will not have any problems with kids I found in marriage but not kids born outside while I am the marriage
@ThulisileMsweni-zo9bb
@ThulisileMsweni-zo9bb 4 ай бұрын
Ngifunde okuningi shame
It’s all not real
00:15
V.A. show / Магика
Рет қаралды 20 МЛН
Mnakwethu Reunion
24:32
TR Happy-Soul 2
Рет қаралды 83 М.
"INDODA ENGAJOLI VELE IHLULWA UMFAZI" ~ SOMTWANA
1:57:42
KNAPP FILMS
Рет қаралды 8 М.
EP.44 Nonceba on being amputated and declared paralysed, losing 2 kids 6 months apart, abuse , life
1:05:34
UMKHWENYANA  WAMI WATHWALA NGAMI
45:04
THULELENI TV
Рет қаралды 96 М.
How I Got Human Trafficked In South Africa - Karabo
1:01:41
JUSTIFY
Рет қаралды 395 М.