Zanele Mbokazi Prayer Organiser in Durban, Explaining more about this Event.

  Рет қаралды 2,330

Thabani ST Media

Thabani ST Media

Күн бұрын

Пікірлер: 5
@Imvuselelo230
@Imvuselelo230 3 ай бұрын
Powerful ❤❤❤
@fikidube1236
@fikidube1236 3 ай бұрын
INkosi uJesu Ogcotshiweyo unamandla amakhulu kakhulu, uzophila uNdodakazi uZanele Mbokazi Nkambula. Nami sengake ngabangwa nezibi izikhathi eziningana ngiyamethemba kakhulu, uyigugu labazalwane, igugu leBandla emhlabeni. Amen
@nompumelelozama991
@nompumelelozama991 3 ай бұрын
Powerful
@fikidube1236
@fikidube1236 3 ай бұрын
Kungasa emnyango ngikhuluma ngamandla eNkosi uJesu. Akangishiyi uhlale ekhona nangezikhathi ezinzima futhi ezokugula. Sengifunde ukuthi ngikhulekele nabantu beNkosi nabazalwane bonke iBandla likaNkulunkulu jikelele. Izifo engizesabayo zonke ngidlule kuzona, ukuze kungabikhona into engiyesabayo emhlabeni kodwa ngesabe uNkulunkulu iNkosi uJesu Ogcotshiweyo kuphela. Ngidlule kwistroke esisabekayo, esangishaya kwagqashuka imithambo both sides of my head, ngangakwazi ukukhuluma. Bangithatha bangiyisa esibhedlela ngaso leso sikhathi. Ngangizihambela isimanga esikhulu! Bangibona odokotela, babuza igama lami nswi! Lutho ukukhuluma. Ngayiswa kwiscan. Odokotela bathi babona imithambo egqashukile futhi bayaqala ukubona into enje! Ngoba babona ngihamba kungekho ukukhubazeka nhlobo. Bathi umuntu osuke elimele kanje usuke engasaboni lutho, elele kwicomma noma esefile nya. Kodwa ngeNkosi uJesu ngiyaphila kuze kube manje. Nesifo senhliziyo naso sangihlasela, ngawa ngise Megacity eMlazi. Bangibona abantu bangisiza bangiyisa kudokotela okhona eMegacity. Wabiza i Ambulance yangiyisa esibhedlela. Ngangeniswa eICU kwaxhunywa imishini yakhona. Inhliziyo yayishona phansi bathi yi heartfailure. Ngabezwa bethi ayivumi ukukhuphuka inhliziyo. Ngathi enhlizweni "uma Nkosi sekuyisikhathi ngicela wamukele umphefumulo wami" kwathi ngokuhamba kwesikhathi ngabezwa bethi nansi Inhliziyo iyakhuphuka kahle. Ngakusasa ngakhishwa eICU ngayiswa ewardini, ngaze ngaphuma esibhedlela. Manje ngino 70 iminyaka esenginayo. Ngidlulile ekuguleni okuningi kakhulu ngoba nangesikhathi secovid abantu bakaNkulunkulu befa ubuthaphuthaphu, nami ngiphatha namadodakazi engithandaza nawo, kungekho osisizayo. Kodwa sasisuma size phambi kukaNkulunkulu njengenhlala yenza. Angikhumbuli ukuthi sasithini kuNkulunkulu ngendlela esasigula ngayo, sesingenwa yiblack out, imizimba ishisa ngendlela emangalisayo. Kodwa savuswa yizwi likaNkulunkulu ememeza ekuseni kakhulu. Wamemeza wangikhumbuza izwi esasilifundile singakaguli *kuMatthew **10:29**-31* savuka salifunda sakhuleka amazwi engavumi, kwaba ukusinda kwethu kanjalo. Amen! Hallelujah!!!🙌🙌
@ayandmangena4525
@ayandmangena4525 3 ай бұрын
Baze banamandla ubufakazi, uJesu uyiNkosi. IZwi lakhe liyaphila, uThixo uyawuzwa umkhuleko 😅wabantwana bakhe. ❤❤❤❤❤❤ Hallelujah 🖐️🙏.
INcandweni sayembulelwa uNkulunkulu
52:13
Zanele Mbokazi TV
Рет қаралды 69 М.
Зу-зу Күлпаш 2. Интернет мошенник
40:13
ASTANATV Movie
Рет қаралды 540 М.
World‘s Strongest Man VS Apple
01:00
Browney
Рет қаралды 48 МЛН
这到底是怎么做到的 #路飞#海贼王
00:10
路飞与唐舞桐
Рет қаралды 4,3 МЛН
Bishop Mpendulo Brian Nkambule @U-Amen Usekhona
45:05
The Bungz
Рет қаралды 44 М.
iBandla lakwaMzimba, noMlando walo.
1:06:58
Thabani ST Media
Рет қаралды 2 М.
Enigma on the False Prophets
33:38
One Voice
Рет қаралды 3,6 М.
Prophetess Zandi Mazwi. Phuma eLodibar!
28:20
Zanele Mbokazi TV
Рет қаралды 10 М.
Prayer for Zanele Mbokazi
1:31
Sibawuthu Be Inspired
Рет қаралды 403
Sbu Buthelezi Is Still Standing in Faith, Watch This Powerful Testimony
14:44
Usakhala namanje owesifazane owadliwa eSontweni lomfundisi wase Malawi
55:40
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 81 М.
Зу-зу Күлпаш 2. Интернет мошенник
40:13
ASTANATV Movie
Рет қаралды 540 М.