No video

Zimdollar Ecacisa Ngokudale Ethuke Umthandeni Kwi Mother of All :

  Рет қаралды 53,440

S.K Media Production

S.K Media Production

Күн бұрын

Пікірлер: 360
@patrickdahile7679
@patrickdahile7679 4 ай бұрын
Manje uzimdola umthukelani ustage mananger ngomsunu kanina aze ayomhlaza okhozini pho
@user-ur6kb3dy1f
@user-ur6kb3dy1f 4 ай бұрын
Well done Zim uyalimela iqiniso cc wam mina ngigcwele ngawe
@KhuseloSetman
@KhuseloSetman 4 ай бұрын
Uyadelela lamfanana umthandeni wes incinci lantwana for udelela or myb ugeziswa yimali ,Big up Sis Zimdollar ❤bayadelela labafana
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge 4 ай бұрын
Uwe owedelelayo
@KhuseloSetman
@KhuseloSetman 4 ай бұрын
@@thabaninyawo-hv5ge and now 🤔
@nkululekosobethu2057
@nkululekosobethu2057 4 ай бұрын
Sebemdude kakhulu lomfana, ave egcwaneka and ehlulwa utshwala.
@mariamaguma2496
@mariamaguma2496 4 ай бұрын
Ukhokhelwe then he must respect others people job. Wathinta abafazi wathinti mbokodo . Abantu abayekele ukuthi unjalo . Yes wena Zimiphi. You show amadoda ukuthi ngimile ngibukele kodwa umbhedo awzwani nawo ,uyindoda le kwakhe hhay emsebenzini wakho . Look I salute you❤
@nkululekosobethu2057
@nkululekosobethu2057 4 ай бұрын
True, and singamadoda asiyeke ukubukela abesimame phansi, asibahlonipheni kakhulu.
@sihlesboniso3072
@sihlesboniso3072 4 ай бұрын
Siyabonga zimdola
@nkululekosobethu2057
@nkululekosobethu2057 4 ай бұрын
True
@dumsanemaphangela
@dumsanemaphangela 4 ай бұрын
Thanks you Mother off all we love you ♥️♥️♥️♥️♥️
@nkululekosobethu2057
@nkululekosobethu2057 4 ай бұрын
We thank her a lot
@BuyiswaBuyi
@BuyiswaBuyi 4 ай бұрын
Zimiphi ❤❤❤❤ love you ccwami...umuntu me wrong nje uwrong finish
@muhlegeneral
@muhlegeneral 4 ай бұрын
Cha nje Zim Dollar mina ngyakuzwa Hay futhi angiliboni iphutha ngokwenzile
@nkululekosobethu2057
@nkululekosobethu2057 4 ай бұрын
Usebenzile Lomama bakithi, wenze isimangaliso esikhulu. Siyabonga
@MoCreaTV
@MoCreaTV 4 ай бұрын
Umthandeni akahloniphi! and uyeyisa! Akabahloniphi abaqashi bakhe! Uma eqhubeka so, akekho ozomqasha!✨
@Lil_Bae2Smart
@Lil_Bae2Smart 4 ай бұрын
Ei amadoda anamhlanje😂😂Umuntu mebheda kuyabheda noma uyamthanda noma owakini. Masingazifundisa leyonto lolunga izwe kesimele iqiniso. Big up Zimdollar 💪
@thabisilemakhoba4758
@thabisilemakhoba4758 4 ай бұрын
Njeee
@nkululekosobethu2057
@nkululekosobethu2057 4 ай бұрын
Big up indeed lapho
@MsingatiNyeke
@MsingatiNyeke 4 ай бұрын
Bt withdraw igama elithi futsek
@WeltonMzila-nd5hi
@WeltonMzila-nd5hi 4 ай бұрын
Siyabonga sisi uyakwazi ukucabangela nabanye abant ungumeli Siyabonga
@nomfunekonosilela3895
@nomfunekonosilela3895 4 ай бұрын
Well done Zimdollar for standing up for the truth. The next thing when people don't book him he will say it's jealousy, that so unprofessional and arrogant for him to do that and thank you sisi
@andilesakhile6457
@andilesakhile6457 4 ай бұрын
Hhowu wena futhi mthanden unebhadi sure
@nkululekosobethu2057
@nkululekosobethu2057 4 ай бұрын
Well done indeed, isiyadina lento yalomfo njalo unezinto azenzayo ukuze umcimbi ugcine ungaye ngenkani, futhi u SK unolimi olumbaxa mbili uyakwazi ukuzibeka njengesisulu. Sesikhathele ilento yakhe, ukuba umshovi wenkani akusamsebenzeli ngempela manje. Mele akhule naye athole enye indlela yokwenza manje, u Gatsheni usingaye akukhulunywa ngaye okuxakayo kakhulu.
@user-dr5jy5jk7d
@user-dr5jy5jk7d 4 ай бұрын
Well done zimdollar,mthandeni uyadelela,uzibona ingani Nguye umculi ,yedwa apha KwaZulu
@Thembelani-sv5fv
@Thembelani-sv5fv 4 ай бұрын
uyalimela iqiniso Zimiphi, nginawe mina akabazi abantu uzithwele uMthandeni
@BongiweZulu-pq9xs
@BongiweZulu-pq9xs 4 ай бұрын
Siyabonga cc uZim kusimela ngeqiniso
@BongiphiweNdlovu
@BongiphiweNdlovu 4 ай бұрын
Syabonga sisi ngokuchaza syakuzwa thina asingadlali uMthandeni ebheda uzokona umcimbi ubenomona nje
@user-eg5rw5lj8o
@user-eg5rw5lj8o 4 ай бұрын
Syabonga zimdola isilima lesya
@nkululekosobethu2057
@nkululekosobethu2057 4 ай бұрын
Kakhulu impela, futhi ubaphethe ngomathithibala laba ahamba nabo bayambukelela abamkhuzi sdalo
@bhekiecele2963
@bhekiecele2963 4 ай бұрын
Well done Zimdollar umfana mayebheda uyehliswa
@nkululekosobethu2057
@nkululekosobethu2057 4 ай бұрын
Inkunzimalanga impela u Zim dollar 🎉
@user-fd3jp7zk4h
@user-fd3jp7zk4h 4 ай бұрын
Zimdola angeke zidlale umfana aka futsegi u mthandeni
@lulugumede2976
@lulugumede2976 4 ай бұрын
Asiyekeni ukulahlekisana simnyama please
@nkululekosobethu2057
@nkululekosobethu2057 4 ай бұрын
Ufusegi ufusegi ngempela, isiyadina lento yalomfana owu SK
@michaelsibiya15
@michaelsibiya15 4 ай бұрын
Wena Zimndolla uyahlanya ekhanda awuphilikahlekahle ukube yindoda eyenzekanje ngabesekungene nabepolitiki kulento ngobe iwesifazane bathule akekho umuntuwesifazane ongenzalento ophilayo ekhanda umthandeni angimvuni uwrong naye kd wena awukhoryt crc iyanginyanyisa lentoyakho
@zandilebohale5481
@zandilebohale5481 4 ай бұрын
Uyaphapha cc shame.
@thembekaradebe2292
@thembekaradebe2292 4 ай бұрын
Bekmele avunyelwe one umcimbi? Professionalism ibalulekile
@zandilebohale5481
@zandilebohale5481 4 ай бұрын
Hhayi ayikho lento angaphinde nje Abe uMC emcimbini aze afunde inhlonipho futhi kumele basuse Kwik VIP ayoba phansi imvula imnethe Kanye nathi makube ilanga liyasha limshise Kanye nathi azofunda inhlonipho.
@nokthulasimelane6254
@nokthulasimelane6254 4 ай бұрын
Zimdola kufanele ngabe umisiwe okhozini ngalento ayenzile inhlamva esidlangalaleni awuzihloniphe sisi wabantu
@jobemondise2581
@jobemondise2581 4 ай бұрын
Zimdollar uwena obungafuni adlale umthandeni kuyo lemeeting
@thokozanihlengwa4642
@thokozanihlengwa4642 4 ай бұрын
Nokuthatha udumo uluthwale ekhanda kuyawudala umsindo, Mthandeni was wrong finish,bekmele agcine iskhathi🚶🚶
@izikolomlandokazulu2879
@izikolomlandokazulu2879 4 ай бұрын
Up Zimdollar ✊️
@lulugumede2976
@lulugumede2976 4 ай бұрын
Ccy you are a public figure always maintain your position. No matter how wrong Mthandeni was always protect your image. But ccy fuseki inhlamba leyo no matter how angry you were ccy. Please next time protect your image.😢
@mduduziMavundla7242
@mduduziMavundla7242 4 ай бұрын
Futseg akuyona inhlamba kahlenibo yeka amanga leligama lavela kumabhunu uma axosha umuntu omnyama yekani amanga please go do research leligama libhaliwe
@user-rc1gm1jp1f
@user-rc1gm1jp1f 4 ай бұрын
​​@@mduduziMavundla7242uMa ufusegi kungesiyo inhlamba uBothi Fuseg kuMama wakho weMduduzi....
@ZamaNtshalintshali-zh4no
@ZamaNtshalintshali-zh4no 4 ай бұрын
Usushilo zimdollar ukuthi vele uyamzonda ngoba nakhu uyakubalula ukuthi ukujwayele lokhu futhi ukukwenza lokhu Wena umzondela ukuthi wake wakwenza kweminye imcimbi
@user-tn8qt2xd2q
@user-tn8qt2xd2q 4 ай бұрын
Welldone Zim dollar ngithanda ubushinga bakho safa ila makhaxambana anomona ngoba indaba ibingoGatsheni owinille asisakhulumi ngaye manje sekuMthandeni
@dumisanimhlongo5695
@dumisanimhlongo5695 4 ай бұрын
Hayi umuhle we Zimdolala mina ngiyaqala nokubona uyazi uma kuthiwa phuma langa sikothe indoni yamanzi uwena uqobo You know I like your backbone and your stand in this trending matter you are absolutely right keep on and press on Girl u thandwa imi ❤❤❤❤
@zodwamagwaza-rk5jr
@zodwamagwaza-rk5jr 4 ай бұрын
Well done gal ,thumbs wena nje ❤you are so good ❤❤
@HappyMoss-sg7pe
@HappyMoss-sg7pe 4 ай бұрын
Ufutseg futseg Wena zimadoledole ngyakuthanda ukube uyazi mina uyangichaza wemtaka mamhlongo
@nkululekosobethu2057
@nkululekosobethu2057 4 ай бұрын
Ufusegi ufusegi, awujiki sdalo, syabonga.
@user-tn7bw2zb8k
@user-tn7bw2zb8k 4 ай бұрын
Zimdollar❤gabhadiya🎉🎉🎉🎉
@user-qm9hg1cy6s
@user-qm9hg1cy6s 4 ай бұрын
Well done Zimiphi ngeke umsebenzi umsebenzi akamukele nje u Mthandeni athathe ama chance akaxolise ngoba uzoyphinda lento yakhe
@sabelongema4958
@sabelongema4958 4 ай бұрын
imadlana kubantu abamnyama ibenza badelele, ize yenze muntu angahloniphi nomsebenzi wakhe, yikho amaciko afa esekolekelwa mali, uyeyisa vele lomfana akananqondo
@jobesithole5590
@jobesithole5590 4 ай бұрын
Ayi, mina angiyazi lento Madlokovu. Abantu bakithi ikakhulu abangamaZulu bayasihlaza ngempela.
@stshalatv7155
@stshalatv7155 4 ай бұрын
Ngvumelana nawe lapho bhuti isikole sibalulekile sisi thatha kancane...umsebenzi noma ngabe imuphi meku setshenzwa nje uyahlonishwa
@user-fd3jp7zk4h
@user-fd3jp7zk4h 4 ай бұрын
Ebadakiwe labo bafana u Mthandeni no Masondo badakwa imfulamfula
@thokozanihlengwa4642
@thokozanihlengwa4642 4 ай бұрын
😂😂
@buyanigxabhashe6121
@buyanigxabhashe6121 4 ай бұрын
Wenze umsebenzi wakho Zimdollar finish
@user-zs8oq9fm2f
@user-zs8oq9fm2f 4 ай бұрын
Finish nd klaar👌✊❤
@mbulelomda7038
@mbulelomda7038 4 ай бұрын
Zimdollar enkosi sisi for explaining this quagmire..
@gugulakhegalela7087
@gugulakhegalela7087 4 ай бұрын
From 7 alindiwe yhooo noma bathi ulate Zimdollar uyenze kahle amxhoshe who is he yena kanti azoyenza umathanda.
@wellingtonsibanda3330
@wellingtonsibanda3330 4 ай бұрын
Uqedile zimdola u have disciplined your child boy. Uyabukisa lumfana Kanye lokudelela
@SifisoMolefe04-yq1oc
@SifisoMolefe04-yq1oc 4 ай бұрын
Yinndab ubize uStage manager ngo msunu ka Mawakhe... Ma Biyela kodwa😢
@user-rc1gm1jp1f
@user-rc1gm1jp1f 4 ай бұрын
Uyibhimbi Zimdollar futh uPhakeme ,, kahle kahle bayafana noMthandeni
@lorrainebuthi-np3zj
@lorrainebuthi-np3zj 4 ай бұрын
Mina nje ngingath' isiphukuphuku kuphela esingezwanga cc Zimdolla ulimelil iqiniso ngeke sidlal' uMthandeni lapha vele sonke siyamazi lona bammosha bathi uyiqhawe
@nkululekosobethu2057
@nkululekosobethu2057 4 ай бұрын
Abalandeli baka SK sekwaba imikhunkulu nje azidlalela ngabo u SK, ubasebenzisa ezimpini zakhe ezingasile
@ericzungu1180
@ericzungu1180 4 ай бұрын
Well done Zimiphi, imele into yakho. Ungasabi omunye umuntu. Akame kancane umthandeni nabalandeli bakhe.
@zesuliwehlatshwayo
@zesuliwehlatshwayo 4 ай бұрын
Yebo Zimdola sithandan🎉
@bonganimnguni2592
@bonganimnguni2592 4 ай бұрын
Kunini uchaza kodwa ? Kuyoze kuyophela unyaka uchaza ayi awume , ungathi ilembude eniyisakaza lapha Nino king Sfiso okhozini niyasilalisa ,
@menziKhumalo-cv4hm
@menziKhumalo-cv4hm 4 ай бұрын
Wena zimdollar waz ibully kodwa nawe ungenye yawo kukangakhi nje ubhulisha nabalandeli kuKhozi fm.
@vusibhekan
@vusibhekan 4 ай бұрын
Menzi khumalo nganyeli zimdora wena nja sesi wakho wabulala senzo sihlama thula
@menziKhumalo-cv4hm
@menziKhumalo-cv4hm 4 ай бұрын
@@vusibhekan ngoba unabo ubufakazi yini ungabusi emaphoyiseni
@vusibhekan
@vusibhekan 4 ай бұрын
@@menziKhumalo-cv4hm msunu ka kelly khumalo
@menziKhumalo-cv4hm
@menziKhumalo-cv4hm 4 ай бұрын
@@vusibhekan Mina ngikhulile ngokomqondo ngeke ngiphikisane nephara elinjengawe
@vusibhekan
@vusibhekan 4 ай бұрын
@@menziKhumalo-cv4hm iphara unyoko
@donaldmduduzi3823
@donaldmduduzi3823 4 ай бұрын
Wenze kahle zimiphi well done cc
@nompilonokulunga-wf5ng
@nompilonokulunga-wf5ng 4 ай бұрын
Well done Zimiphi🤝♥️
@zakhelendulini3835
@zakhelendulini3835 4 ай бұрын
Ukhozi FM alusahlonishwa seluthathwa nje noma I kanjani labo well done abangenangqondo nizobabona one day
@WisemanMageba
@WisemanMageba 4 ай бұрын
MINA NGICASULWA USHILISI PHELA UMUNTU MAWUMTHANDA OR UMKHONZILE UYAMBONISA MAYEPHAMBUKA USHILISI INTO EHLALA ISINEKA NJE NOMA KUMELE AKHUZE UMPHATHI WAKHE MAYEPHAMBUKA..MHLAMBE USABA UKUXOSHWA KODWA..NGIKHUMBULA MHLAZANE EKLINYA UNGELO V..UMFANA OWAZAMA UKUMKHUZA WASHO ESIDLANGALELENI UKUTHI UZOMXOSHA.
@Taaiwakkerstroom
@Taaiwakkerstroom 4 ай бұрын
Zimdoller ngyabonga sesi uyindoda zimdoller singafa yilomthandeni wenza ngathi mkhulu KUNOMCIMBI akasyeke kancane umthandeni
@user-fg3ue9vf3n
@user-fg3ue9vf3n 4 ай бұрын
Miningi imicimbi ebekhoba isazoba khona lona ngoba ubufake imaliyakho ufuna kubonakale ukuthi ubukhona uzufaka NIU ingenaphi Yona
@LuckyMthethwa-iu6wz
@LuckyMthethwa-iu6wz 4 ай бұрын
U mthandeni nabalandeli abazikhokhele bazazi ukut umuntu umuntu ngabantu ngoba ababazi abanye abantu abazihloniphe ngoba lento yenza kuthukwe abantu abawrong .well done Zimdola
@AsibongeMkhize-of5uc
@AsibongeMkhize-of5uc 4 ай бұрын
Wena zimdolar inhlonipho vele into engenayo wakhuluma chanasa ngakini hlukana nokugibela abadoda abantu ekhanda Wena indlela owenza ngayo uchemile
@patmdoda9567
@patmdoda9567 4 ай бұрын
UZimdollar uyayivubela impi uyayivubela 😂😂😂😂😂
@MbawuBemsola-cp3ye
@MbawuBemsola-cp3ye 4 ай бұрын
Unamanga wena mama umthandeni awumfuni kumele nenze engathi uhlezi ebheda engani ninabukelisa umgodi unamanga
@user-pr6qn3nq5z
@user-pr6qn3nq5z 4 ай бұрын
Umthandeni akakazukhula umanisamvunakanje,ubunstsizwa akukhona ukudlovanje lento ayenzayo
@njabuloalbert1745
@njabuloalbert1745 4 ай бұрын
​@@user-pr6qn3nq5zNoma umaBiyela mhlampe ekwenzeni kwakhe uberyt uMtathandeni iwrong,kodwa izinkulumo zakhe azikhulumayo ngathi kukhona ugcobho anawo ngaye ngizwa ulimi lwakhe phela isizulu lesi azikhulumayo,kodwake mhlampe asizwa ngokufana
@YsterNkabinde
@YsterNkabinde 4 ай бұрын
Hai shuthi bafowethu umthandeni nakangalala nezintombi zenu azikhulelise ningashaya izandla nize nimondlele nezingane zakhe.if ingane ibhedile asiyimeli siyishaya ngoswazi khona izokwazi ukuthi akwenziwa loku.Naye umthandeni ubhedile Lana zange awuhloniphe umcimbi Futhi azange aze hloniphe Nani balandeli bakhe.
@user-pr6qn3nq5z
@user-pr6qn3nq5z 4 ай бұрын
@@YsterNkabinde kunjalonje abafuninokwaz ukuthiwenze uyavunwanje kuthiwe iqhawe umuntu emosha izintozabantu
@mduduziMavundla7242
@mduduziMavundla7242 4 ай бұрын
Futseg naloyomthandeni wakho wena ongakwazi kuhlonipha umsebendzi wakhe
@user-tn2xv5ep2j
@user-tn2xv5ep2j 4 ай бұрын
UYALIKHULUMIQINISO SIS ZIMDOLAR. UMFANA MAYEDELELA UYADELELA
@nkululekosobethu2057
@nkululekosobethu2057 4 ай бұрын
Impela, iqiniso lakhe u Zim dollar uyalimela 😊
@MzamoMthembu-ne4dj
@MzamoMthembu-ne4dj 4 ай бұрын
Syabonga Zimdollar uxoshe leli selesele
@thokozanihlengwa4642
@thokozanihlengwa4642 4 ай бұрын
😂😂😂
@Xolani-ej9zv
@Xolani-ej9zv 4 ай бұрын
😂😂😂😂
@sandilemntungwa1538
@sandilemntungwa1538 4 ай бұрын
Dankie Zimdollar
@nonhlanhlazwane9722
@nonhlanhlazwane9722 4 ай бұрын
Udelelile lo Mthandeni umosha umcimbi omkhulu kangaka well done Zimdollar singadlala abafana
@khanyieunice9652
@khanyieunice9652 4 ай бұрын
Ryt wonileke uMthandeni manje usumqhathelani no Ally usutshengisa khona ukuba umuntu wesifazane ongahlali nento esifubeni ,hawu uqhathizwe phela manje
@mbalingcobo8434
@mbalingcobo8434 4 ай бұрын
Kakhulu 😢why esefak igam lomuny umunt
@nomusamasina3872
@nomusamasina3872 4 ай бұрын
Kodwa mabiyela ungaze umethuke konje ngesizulu iyathukwa yini indoda ongalali nayo indoda yomunye umnfazi
@khosisibiya2197
@khosisibiya2197 4 ай бұрын
Nangokwenkolo nje bekumele azehlisa uZim uyihlwithe kabuhlungu imic
@lindokuhlethwala9841
@lindokuhlethwala9841 4 ай бұрын
Ay mama dola ayikho into ongayisho engalungisa lo doti owenzile
@KwandaHeltonTruemanMchunu
@KwandaHeltonTruemanMchunu 4 ай бұрын
Khuphuka Zimdolla demed
@TholakeleNdebele
@TholakeleNdebele 4 ай бұрын
Kodwa Zimdollar ube wrong nd uzuhlazile noma ungazama ukuchaza ububi bukaMthandeni but umuntu owone umcimbi uwe uqobo bekumele wenze ngendlela ehlelekile sisi
@Matthew6thirty3
@Matthew6thirty3 4 ай бұрын
Run to Jesus Christ for ur souls freedom n salvation....the only way yo heaven is Jesus Christ the Only Lord
@snakhokonkemthokozisi6548
@snakhokonkemthokozisi6548 4 ай бұрын
😂😂😂 ungenaph uBra lord lp
@Matthew6thirty3
@Matthew6thirty3 4 ай бұрын
@@snakhokonkemthokozisi6548 and He is the Only way to the Father in Heaven if you cee about your soul plz ask Jesus Christ to forgive your sins and to wash you with His blood so that your soul is saved coz when u leave this earth ur body only dies n turns to dust but what about ur soul inside, are u sure about where it will go?
@prudenceqhamkilemazibuko1545
@prudenceqhamkilemazibuko1545 4 ай бұрын
Other people understand a certain language. He needed to hear those words and more.
@bongythwala9840
@bongythwala9840 4 ай бұрын
Kodwa iqiniso lihle ,ukuba yindoda ehlwithe umuntuWesfazane waphinde wathi Fuseg ngabe anikhuluma kanjena ,nganisho okunye.
@ntombimanzini7010
@ntombimanzini7010 4 ай бұрын
🤞
@MizokuhleNdimande
@MizokuhleNdimande 4 ай бұрын
Manje omashudula ke batshelwa ubani ukuthi abangene a stange bethule umthandeni as next artist ezongena izodlala aze amnize ngo Mr Peris
@sbusisokhumalo4339
@sbusisokhumalo4339 4 ай бұрын
Uzama ngawo wonke Amandla kuncolisa Gana
@laurencemakgabo1766
@laurencemakgabo1766 4 ай бұрын
Zimdollar, you are the best organiser, my sister
@PhumulaniSbu
@PhumulaniSbu 4 ай бұрын
Cha thina sibuka nje ngomuntu omzondayo y ungadedelanga ama Security enze msebenzi ungaviki ngokuba munt wesifazane unenzondo en ukumthuka ukungena kanjan bekumele mhlampe umpuce umbhobho hhay umthuke
@thandekamadela240
@thandekamadela240 4 ай бұрын
Ay uZimdola usengasho nje ukuth uMthandeni akanankinga naye kodwa le zinto aykhulumayo ngaye zikhombisa ukuth akamfuni futhi uqeda isithunzi sakhe
@thembasimelane923
@thembasimelane923 4 ай бұрын
Zimdola for president or at least Zimdola must multiply..... abande oZimdola...
@user-md5ux8cj5w
@user-md5ux8cj5w 4 ай бұрын
Zimdollar mina ngyakuhlaba nje kakhulu, wenze iphutha bekungamele uthuke inhlamba And kuyatshengisa ukuthi unenkinga impela noMthandeni, buka nje ususho nokuthi awumsabi, kanti kuyaliwa yini lana? Ukube ubungenankinga noMthandeni ngabe nje uchaze kahle iphutha lakhe uphele lapho. Manje usho ukuthi awumsabi and ukhuluma nento engekho ye9mm ekubeni uyazi ukuthi kusuke kuncokolwa. Cha nje awuzihloniphi sisi. Mina ngibona wena oyibully lana. UMthandeni naye ubhedile kakhulu futhi kodwa wena kuyacaca ukuthi vele ubumcuphile ukuthi nje uzomthola. Kubukeka ngendlela omusho ngayo. Angazi ngoba ubuye ukhale uma sezikunetha uthi wena uwumuntu wesifazane. Cha ungiphoxile nje kakhulu Zimdollar, kodwa yini nje ngempela wazehlisa isithunzi kangaka MaBiyela?
@bonganinkosi7092
@bonganinkosi7092 4 ай бұрын
Well done Zimdola🎉🎉🎉🎉🎉
@sandilesandile946
@sandilesandile946 4 ай бұрын
uyahlanya wena wahlulwa umendo ngoba unje unamanga umcimbi bekungowakho
@mandlangiba5106
@mandlangiba5106 4 ай бұрын
Abe amagwala ama security akho Zimdollar
@benjaminnkomo4411
@benjaminnkomo4411 4 ай бұрын
Ngicabanga babe professional. Ngabe balwile noMthandeni right now ngabe sekuboshwe abantu.
@HappyMoss-sg7pe
@HappyMoss-sg7pe 4 ай бұрын
Uphakeme ini intengafundile leya islima
@thembekaradebe2292
@thembekaradebe2292 4 ай бұрын
Well done Mbokodo
@user-pk9wu1eh9c
@user-pk9wu1eh9c 4 ай бұрын
Ngiyakvuma Zimdollar phambili ngembokodo .usimele njalo
@ZwideNxumalo-ei8uq
@ZwideNxumalo-ei8uq 4 ай бұрын
Waze wawenza umsebenzi omuhle Zimdollar futhi ningaphinde nimmeme lomuntu
@user-bi7ct6lk4h
@user-bi7ct6lk4h 4 ай бұрын
Unikhothiseni..uZimdola coz ihlale ebheda abuye axolise nakubaba uCele wathula njengoba esethuka uMthandeni namanje ....kuyobanini ethuka bantu en lomuntu usebenzela umphakathi ....locc akabe umsakazi not uku bhulisha abantu ebesebenzela isizwe
@nonkululekomarylene5935
@nonkululekomarylene5935 4 ай бұрын
Ubuntshontsha yini ukumshutha uZimdollar.
@Gossip_asanda
@Gossip_asanda 4 ай бұрын
Uthi umthandeni bayalala that's why enjena
@nwabisasizile3359
@nwabisasizile3359 4 ай бұрын
Danki maDolaDola ngencazelo abnt smtymz bayakwenza ube urongi kdw ubgekho rongi cha ngyakuzwa mina MaBiyela
@Taaiwakkerstroom
@Taaiwakkerstroom 4 ай бұрын
Umthandeni wadelela utshatha futhi emcimbini we IFP uyadelela nje umthandeni
@nhlanhlamanatha8799
@nhlanhlamanatha8799 4 ай бұрын
Washaya nentatheli
@ThulizmntungwaMntungwa-ql4ls
@ThulizmntungwaMntungwa-ql4ls 4 ай бұрын
Well done Zim usebenzile uyedelela
@user-tn2xe3nm9t
@user-tn2xe3nm9t 4 ай бұрын
Chaza manga odwa nj wen gogo
@alexqeda7157
@alexqeda7157 4 ай бұрын
Ay sisi uphakeme Koba kuhle uhlukane noku sabotage abafana abancane UNtencane yena wayekwenzeni ke ngoba wam sabotage efika nje emculweni Tjooo cc Unedrama bo Awhlukane neyngane syazi khona ubagijimile ontanga bakho kodwa awkabaqedi cc
@zandilebohale5481
@zandilebohale5481 4 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂drama uthadwa ukubukwa losisi.
@MkNPGWard13
@MkNPGWard13 4 ай бұрын
U amanga wena mabuya emendweni uncushela us elikhulu mile iqiniso futhi sithemba yena. Ayi wena nenhlamba
@delisile-vk9gf
@delisile-vk9gf 4 ай бұрын
Zimdolaa uyalimela iqiniso mfana
@MuziMngomezulu
@MuziMngomezulu 4 ай бұрын
Well done Zimdollar usebenzile ntokazi
@obviousngwenya4606
@obviousngwenya4606 4 ай бұрын
Wena zimdola nguwe onenkinga lomthamdeni
@lunganimaphumulo1619
@lunganimaphumulo1619 4 ай бұрын
Uyadelela vele uMthandeni, bekumele ahloniphe iskhathi somcimbi.
@user-ne1bb2bo3p
@user-ne1bb2bo3p 4 ай бұрын
Bungenaphi ubufazane la ngoba impi yenu le nobabili ungafaki abanye
@meneermthanti3727
@meneermthanti3727 4 ай бұрын
Uma ulalela nje kahle onke amasayidi uMthandeni uyadlobongela le eyesinqa asinandaba naleyo thina sikhuluma ngokuthi kwenzakaleni e stage kuyahluphake nokuba nomlandeli okuvuna ngisho usunhlanhlatha ngoba uyogcina usuzwa umaskandi uvele ukhale uthi ohhe ngezikhathi zami ,laphoke uyobe usuwaphupha kudala ngenxa yokungaziphathi kahle,
@nduduzochonco7342
@nduduzochonco7342 4 ай бұрын
Mina namanje ngsasho izizathu zalo sisi ziyezwakala noma ningamthuka!!
@sbusisomsane878
@sbusisomsane878 4 ай бұрын
Ay fusegi nawe Zimdollar awhloniph wena...noma muntu engona usthathaphi isbindi sokthuka indoda ungumama senadlala amalungelo nina, ukhuluma kakhulu wena
@samukelisobuhali280
@samukelisobuhali280 4 ай бұрын
Well done Sisi we proud of you
@nomhlehuna1963
@nomhlehuna1963 4 ай бұрын
waza waba nesdina lo cc
@ngomanezv8496
@ngomanezv8496 4 ай бұрын
Ubenephutha sisi bekungamele umhlaze phakathi kubantu nithi abantu bathini abahambele umcimbi ubenephutha naye kodwa bekungamele wenze kanjena
@hosiamodiga1325
@hosiamodiga1325 4 ай бұрын
nami ngiya vuma "fuseg vele"
@LindiweThwala-vj6jn
@LindiweThwala-vj6jn 4 ай бұрын
Big up Mbokodo
Umfanekiso ogciniwe - Indishi
28:45
Nhlaka Production
Рет қаралды 1,9 М.
艾莎撒娇得到王子的原谅#艾莎
00:24
在逃的公主
Рет қаралды 50 МЛН
SPILLED CHOCKY MILK PRANK ON BROTHER 😂 #shorts
00:12
Savage Vlogs
Рет қаралды 47 МЛН
Meet Jacob Zuma's Seven Wives. (Shocking List)
5:13
From ZA
Рет қаралды 171 М.
K Wabantu
2:17
Siphesihle Nyandeni
Рет қаралды 614
As’thwaleni Madoda
2:56
King Dr Fohla Inyanga
Рет қаралды 16 М.
UKHOZI FM| UHAMBO NONKULUNKULU WITH SOPHIE NDABA | EMOTIONAL TESTIMONY
48:43
Ukhozi FM TV: Dudu 'Lady D' Khoza
35:44
Ukhozi FM TV
Рет қаралды 79 М.
艾莎撒娇得到王子的原谅#艾莎
00:24
在逃的公主
Рет қаралды 50 МЛН