amaphupho abika ulaka lwabangasekho

  Рет қаралды 49,827

HX MBOTHO

HX MBOTHO

2 жыл бұрын

ukuphupha lama phupho kubi kufanele anakwe ukuze lwehle ulaka

Пікірлер: 255
@simaRewards
@simaRewards 2 ай бұрын
Siyabonga Gogo, ngicela kubuta kutsi Uma uhlambulula iladi emsamo, wenta njani, futsi nekwembulwa kwengubo kwentiwa njani
@LehlohonoloHlokzLucky
@LehlohonoloHlokzLucky 21 күн бұрын
Gogo uma uphupha umama okuzalayo nilwa ngama gama
@LehlohonoloHlokzLucky
@LehlohonoloHlokzLucky 21 күн бұрын
Ukuphupha nilwa nomama okuzalayo nilwa ngama gama
@RittahMaphanga
@RittahMaphanga 14 күн бұрын
Sawbona sisi siyabonga ngokusisiza .ngeza ma phupho mina ngisazo xoxa nawe kakhulu ngenxa yesimo sami nqo ngiyabonga cici🙏🙏
@MqondisiNdiweni-e6w
@MqondisiNdiweni-e6w 7 күн бұрын
Thokoza Gogo siyabonga ukuchazelwa amaphupho, mina ayangihlupha amaphupho ukubona umuzi wami utsha, ukuvika izulu litshaye isihlahla esiseceleni loba phansi, ukuphupha imoto engikuyona ifuna ukuginqika esh akulaeki nje ngilekelele
@thamindlovu14
@thamindlovu14 2 жыл бұрын
Syabonga kakhulu maMbotho, uyaskhulisa kakhulu futhi kucace bha! Makwande🙏🏾
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@familylegacytradingandproj6788
@familylegacytradingandproj6788 2 жыл бұрын
Uthunyiwe ngempela... just came across your channel today but Woohooww thokoza 🙏🏽🙏🏽🙏🏽
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@zosuliwemzileni8074
@zosuliwemzileni8074 2 жыл бұрын
Thokoza ndicela ubuza mna xa uphupha imvula inetha eroomin yakho yolala kodwa akunandawo ivuzayo yintoni leyo that was Monday dream then Friday which is today ebephuma kwi shower amanzi xa ndiyivala ayivaleki aphuma aze aphela amanzi kwamanzi indlu yonke bekukho netuwa nepampers the more i dream the more i get confused 😕 please help mama
@kimvilakazi6677
@kimvilakazi6677 2 жыл бұрын
Siyabonga. Uqhubekele phambili. Kozakwethu esinabo lapha, bengicela ukuthi singawa skiphi ama advert ukuze si saphothe ugogo, akhuthazeke akwazi ukuqhubeka nalomsebenzi omuhle awenzayo. Ngyabonga
@nursejeaneth866
@nursejeaneth866 2 жыл бұрын
Syabonga kakhulu cc ukusicazela ngamaphupho. Ngicela ukubuza ukuthi umalume wami ushone ngokusha lokho kuchazani bese kuba ingane yami yaphupha igijinyiswa amanzi wabaleka nabantwana bakhe bayakwamalume lamanzi asale emgwaqeni omkhulu lokho kuchazani
@muzimbambo3968
@muzimbambo3968 2 жыл бұрын
Siyabonga sisi ngemfundiso enhle. Mina ngiphuphe ngiphendula inhlabathi engadini yami encane
@nomvulanxumalo8713
@nomvulanxumalo8713 Ай бұрын
Siyabonga❤
@familylegacytradingandproj6788
@familylegacytradingandproj6788 2 жыл бұрын
Ngiyabonga mina... I wish your channel can grow... you're really good. God bless you sisi
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@philanindwandwe2472
@philanindwandwe2472 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 cc mina ngiphuphe ugandaganda emsebenzini kodwa awunawo amasondo akhishiwe wajekwa ngamatshe mina ngidlula emuva kwawo ngaze ngawuthinta ngincenga indlela yokwedlula kepha khona omunye osebenza kwenye idepertment mehamba ungathi uyatabalasa kungat kunento ebuhlung ezinqen zakhe ngabe lisho ukuthini cc
@BuyieLiliangumede
@BuyieLiliangumede Ай бұрын
Thokoza gogo..ngicela ukubuza uma phupha ubaleka wele umfula ukhuphukele entabeni uthi uyabambelela isidindi iyasuka uthi ubambelela isinqunti sesihlahla esishile naso sinyakaze kusho ukuthin
@vuyiswastofile940
@vuyiswastofile940 2 ай бұрын
Hi sisi thank you so much for your wonderful teachings...zingisize kakhulu ❤❤❤🙏🙏🙏God bless you 🙌🙌
@nompumelelomhlongo6543
@nompumelelomhlongo6543 Жыл бұрын
Thokoza gogo,awu ngaze ngyabonga mina inkosi ikubisise mtaka Mmbotho,sekphele iymali ngivele ngingasebenzi ngidlala aBantu bamanga,ngiyathandabukuzwa bese ngyenza.ngiphupha njalo kodwa ekseni ngimkhumbule uhafu noma ngikhohlwe,elinye ngingaliqondi sengizobabuza ukuthi bangicacisele njengoba usho ey kuningi kuningi ngixakekile angisazi ngenze njani,namhlanje bengiye mpophomeni ngashobilika ngawa ngahlibika phansi konyawo ngavuvukala nasemlenzeni wakwa left angazi kuchazani,but ngyabonga ukukulalela inkosi ikugcine 🙏🙏
@SmagalisoMhlanga
@SmagalisoMhlanga 4 ай бұрын
Siyabonga Gogo kakhulu mina ngike phupho ngaphupha umdawethu lo Mkakhe bethi bangilindile ukuba ngibakhaphe kodwa lapho bebethi basayo tshiyi ingane yakho angazi kuphi then ngaphaphama kanjalo
@skhumbuzotshabalala6739
@skhumbuzotshabalala6739 2 жыл бұрын
Siyabonga makhosi...kushoni na ukuphupha udlala ibhola ngiskhola kakhulu ke mina
@user-wn8iv7lq8u
@user-wn8iv7lq8u 5 күн бұрын
Thokoza gogo ngicela ukubuza gogo ukuphupha ibhanoyi liphahlazeka phansi ngabekusho ukuthini🙏
@rudomakowa2294
@rudomakowa2294 Жыл бұрын
Ngiyabonga Hlengiwe for sharing your knowledge Nathi. Kuyasikhulisa. Ngiphuphe ngiphuma endlini ebhidlikile nezingane zami eziw 2. Sathi ngiyamangala kwafika umuntu wesifazane ngathi wasebkhosini eqoke Kahle nesqoko ne outfit eFormal elimhlophe engbamba nezingane zami ethi asikhululeke sihambe smiling. Engabe kusho ukthini iphupho elinje ngisacela ukbuza 🙏🙏
@user-mu6mr1ho1v
@user-mu6mr1ho1v 3 ай бұрын
Syabonga cc..hey uyasibusisa syakho na kubona umonakalo lotako emphilweni yetfu🙏🤞
@charlottesimelane5363
@charlottesimelane5363 Жыл бұрын
Sawubona Gogo, you are a God Gogo, mina ngithi Akwande ngoku thunywa kwakho
@phathekapatziganaphatheka7574
@phathekapatziganaphatheka7574 Жыл бұрын
Amen ngiyabingelela ekhaya Ngicela ukubuza mina Ngiphupha kwamakhelwane kushile umuzi waphela tu sekusele kumnyama lomlilo usukele la kwami bekusha ibus ngathi leli us lipakwe la kwami egcekeni ngubaba wakamakhelwane ngicela ungichazele gogo lingiphethe kabi Amen
@nosiphogwala317
@nosiphogwala317 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu cc mina ngifisa ukwazi ukuthi kuchazani ukuphupha nyanga uyibonela duze
@user-sv3yh7vi7v
@user-sv3yh7vi7v 4 ай бұрын
Thoza gogo ngiphuphe abafowethu ongelamayo ngimelamayo bewela umfula uma ngibalandela angibatholi kodwa ngithola abanthu bathiki bona bahlanganenabo Okunye ngithenge indlu segcwele ubunyonyo iyadi yonke sebungena lase ndlini ngicela incazelo gogo
@namhladlomo1140
@namhladlomo1140 Ай бұрын
Uma uphuna uvuna amazambane noMa wakho ongasekho...amazambane amakhulu amahle
@bonganisepeng965
@bonganisepeng965 5 ай бұрын
You’re God send 🙏🏿. Makwande
@MadlulamadlulaMadlula
@MadlulamadlulaMadlula 4 ай бұрын
Syabonga cc ey isnekesakho nj syabonga mtakababa ,mina cc nfinenkinga yamaphupho asuke ecacile uma ngisaphupha kdw makusa ngisuke ngingasakhumbuli lutho syabonga cc kwande ukuphila nezibusiso Men
@ZandileDumisa
@ZandileDumisa 4 ай бұрын
Thokoza gogo ngiyabong mina 😮.ngicela ukubuza gogo ukuphupha umuntu wakini ongasekho engena ekhaya efulathele efice abantu bephuza abanye bexabana efike ekhuze ethi yekan lento eniyenzayo
@rosekhanye3985
@rosekhanye3985 2 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu cc usikhulele
@HlengiweKeswa-mz9sp
@HlengiweKeswa-mz9sp 3 ай бұрын
Thanks so much cc
@bhekikhumalo-ziqubu6865
@bhekikhumalo-ziqubu6865 2 жыл бұрын
👏👏👏👏 ngithokoza ngesineke nangendlela oceana ngayo
@phumzapfilms7632
@phumzapfilms7632 2 жыл бұрын
Siyabonga cc chubeka usishiye ngecazelo
@user-uv7nt8wb2d
@user-uv7nt8wb2d 4 ай бұрын
Umangiphupha mama wami a shingle Mara uyaphila
@JabulileMagagula-dc6pg
@JabulileMagagula-dc6pg Ай бұрын
Thokoza gogo ngyabonga kakhulu mine ngiphuphe umlilo usha ngasegceken lam😢
@NtombizodwaSibande
@NtombizodwaSibande 2 ай бұрын
Thokoza gogo nginenkinga Lana ungcela ukubuza Uma wadideka ngokukhulelwa kwakho mamje kumele ubone kanjani ukuthi Kahle Kahle yakwabani ngthokize ngisalindele impenduli
@SuperKC2008
@SuperKC2008 2 жыл бұрын
Siyabonga ngencazelo enhle.
@makhethisokhela8525
@makhethisokhela8525 Жыл бұрын
Thokoza gogo. Siyabonga kakhulu ukusikhulisa
@NosiphoSishi-eh8fh
@NosiphoSishi-eh8fh 7 ай бұрын
Ukuphupha upelepele ovuthiwe ezihlahleni zawo
@masesimamosese494
@masesimamosese494 Жыл бұрын
Siyabonga cc mina ngicela ukubuza ukusuka komuzi umover la ubukhona bese ubona sekunomunye umuzi la bokukhona lo osukile usunesivalo esimnyama
@zamagcebagceba4747
@zamagcebagceba4747 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu uThixo namadlozi bakwandisele bakukhanyisele njalo Ngicela ukbuza uma ulwandle uluphupha luluhle lumhlophe kodwa lushaya amagagasi ajika phezulu entabeni kusuke kuchazani? Kahle kahle ngike ngaluphupha lukanjalo kodwa eduze kwalo kwakumi ubhuti wami osewashona ngithi ngyasondela athi ey lubi lolulwandle lapho kwakukhona nabanye ababezama ukuza kobhukuda ay nghlehle ngmele le phezulu lufike lushaye kakhulu kulaba amantombazane ngithi ayemabili or mathathu but ngala Kumi mina ngakhona lungezi. Kwakungathi la kumi ngakhona ubhuti wami osewashona kuneskhiye Sami esngaphansi kweshlabathi okmele ngisthathe khona kungathi bengisfihle khona. Bese ngithi kodwa ngoba kuneskhiye Sami eslapho ngaphansi kweshlabathi ngeke simuke kodwa athi ubhuti hlehla uye le phezulu mabi lamagagasi aqhubeke ame eduze kwala ngfuna ukthatha khona iskhiye bese ngphaphama
@user-nt6qk3xb6w
@user-nt6qk3xb6w Жыл бұрын
Thokoza gogo mina ngiphuphe umlilo ubasiwe indiya engilibone duze kwawo Korea futhi ngathi bekuwu khisimusi wamandiya ,kuchazani Ngiyathokoza
@user-dj8pg1gp8x
@user-dj8pg1gp8x 4 ай бұрын
Thokoza gogo, kusho ukuthini ukuphupha ubona umuntu ethathwa yisivunguvungu, simphephule size siyomphonsa kude lapho umi khona
@nontsikelelontuli4449
@nontsikelelontuli4449 2 жыл бұрын
Siyabonga MaMbotho kakhulu, I wish your channel can grow kakhulu.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga mfethu
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 Жыл бұрын
Siyabonga gogo ngencazelo ezibalulekile mina ngilenkinga noma ngingabuza abangiphenduli ngenzenjani
@buyizwane9875
@buyizwane9875 2 жыл бұрын
Thank you so much cc for the clear explanation 🙏🙏🙏
@hlembotho5287
@hlembotho5287 2 жыл бұрын
ngyabonga
@senzelencube9515
@senzelencube9515 2 жыл бұрын
@@hlembotho5287 we waw22ssd,10
@fisokuhlephewa8547
@fisokuhlephewa8547 2 жыл бұрын
Thanks gogo. Do share watapp number wanting to ask more about dream because I usually dream
@candygama4695
@candygama4695 8 ай бұрын
Syabonga gogo...ungathi uthunyiwe ngithe nje ngena kwi KZbin boom ne channel yakho n nghle nga subscriber n each n every channel tat drops will be getting notifications..ngtholile impendulo Yale phupho nokuduma imnvula,,,ngangihlutshwa njalo lale phupho nokuphuma amazinyo
@familylegacytradingandproj6788
@familylegacytradingandproj6788 2 жыл бұрын
God bless you abundantly sisi.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@victorianginase5138
@victorianginase5138 Жыл бұрын
Molo gogo ,yho ndiyabulela uwaphendule amaphupho wam kudala ndifuna ukwazi ngomlilo.🙏🙏🙏
@user-lk5rv3wt9j
@user-lk5rv3wt9j 2 ай бұрын
Sawubona gogo ngicela ukubuza uma uphupha ugogo no sisiwami abangasekho bexabana . Ugogo engcwaba usisi wami , kodwa yena uthi akusinguye
@XoliswaNtunge
@XoliswaNtunge Ай бұрын
Ndicela ubuza Uma uphupha ilungu lomndeni likupha imali, engange 200 kodwa leyo Mali igcine seyithathwa ngumntana wakho wena ungayifuni ngoba ucinga ukuthi izothatha intlahla yakho kodwa umbone lomuntu okupha imali akanandaba nokungayithathi kwakho ngoba seyithathwe ngumntana wakho Kusho ukuthi lokho okubalekelayo kuzokwenzeka ngoba umntana wakho uyithathile imali lomntu ungumalume kuwe kodwa akazalwa nomama wakho bayi family Kusho ukuthin elophupha
@GuguRejoiceDlamini
@GuguRejoiceDlamini 2 күн бұрын
Sivika kanjani
@user-om8gk9xj9c
@user-om8gk9xj9c 3 ай бұрын
Ngiyabonga gogo ngiphuphe inkosi zintathu esibayeni kodwa mina bengithi ngiyofuna inkomo esiyihlanganiselayo yesitokofela ngambona lezi kukhona nabanye bezokhetha me ebengiyikhethile beyilele phansi ngohlangothi inyama namabala amhlophe kuhlangothi olungaphezulu
@makhethisokhela8525
@makhethisokhela8525 Жыл бұрын
Thokoza gogo, uNkulunkulu akubusise. Sibonga ukusicobelela ngolwazi. Ngiphupha njalo ngicula nomama wami ongasekho, singene emkhulekweni onamandla. Kanti njalo uma ngiya ekhaya ngihamba duze nomfula ngingene ekhaya sengicula sengathi ngihamba emoyeni ayivume ingoma umama angingenise endlini sisacula kakhulu.
@NtokozoShazi
@NtokozoShazi 3 ай бұрын
Molo cc ngiphuphe umyeni eshonile kugcwele egcekeni bezemlindelweni wakhe ngadukelwa ingubo neduku ngingasakhoni ukuyohlanganyela nalabantu but bengzibuza ukuthi ubulawe yini ngoba akagulanga
@ncamsilepatience3172
@ncamsilepatience3172 2 жыл бұрын
Siyabonga cc kakhulu ukusicacisela ,ngicela ukubuza ngiphuphe ngishisa otshanini ,kDa bekuthi uma lomlilo Usha kwenye indawo ngicime angazi kushoni
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi kukhona la oke ukhulume noma wenze khona unto kini evele isuse ulaka kwabangasekho mhlampe ngokwenzeka kwezinto ugcina usucabanga ngokweqile noma ukhulume ngokweqile okwenza bona badinwe koda uthi mase wehlile umoya wakho ilkho osuke ukukhulumile kubuye ludlule lolo laka esuke seludalekile ,lalela uma ubona izinto zenzeka ngendlela engahambisani nale oyifunayo ubokhuluma kahle ucele edlozini lakho ngoba lisuke likulalele kuyoyonke into oyishoyo noma oyikhulumayo noma ukudlinza mase ukghulumile mase uyalinda kodwa ucele okuhle uthembise ukuthi makulunga lokho okucelayo nawe uyobenzela abakucela kuwe ukuze kungabi nolaka ongaluqondile ukuthi lubekhona
@NtombizodwaSibande
@NtombizodwaSibande 4 ай бұрын
Ngyabingelala cc nginephupho elihlala nibuyelela ngiphupha umyeni wami engathi uyahlaselwa kodwa engayedwa sisuke sizonke nje endlini ngabe lishoni ngoba liyanyamalala liphinde libuye ngyabonga
@banzikubheka4807
@banzikubheka4807 Жыл бұрын
Ngibonga kakhulu ngencazelo yakho,
@bryanmntambo467
@bryanmntambo467 2 ай бұрын
Ngingajabula mangingathola indlela yokuxhumana nawe😢
@MalamboThemani-cc5zi
@MalamboThemani-cc5zi Жыл бұрын
Ngiyabonga ngane ye dlozi , ngicela incazelo ngiphuphe umuntu osekashona wesilisa enginika imali
@virgoempressthespace2253
@virgoempressthespace2253 5 ай бұрын
ungisiza kakhulu, ungayeki
@excellentbhekomkhize-tx1mf
@excellentbhekomkhize-tx1mf 3 ай бұрын
Syabonga MaMbotho mina nginenkinga yokuphupha abafwethu esasidlala nabo ibhola ebuncaneni bethu kodwa akusibona bakithi futhi abasho lutho bazithulele nje manje iyangikhathaza lento
@Thandi-hf1wh
@Thandi-hf1wh 3 ай бұрын
Bengicela ukubuza maphuwupha indwangu emhlophe kusho ukuthini bewuyithengile bese uphupha udade wenu ongasekho bewumcele ukuthi akuthengele yona emhlophe abese eza nesishweshwe sendwangu kusho ukuthini
@elizabethsibiya8688
@elizabethsibiya8688 Жыл бұрын
Si ya bonga ngogu si bonisa
@bangizwane8689
@bangizwane8689 Жыл бұрын
Ngiyabonga kakhulu sisi inkosi ikubusise siyakuthanda sisi
@fisanifisani
@fisanifisani Жыл бұрын
Ngiyabonga gogo, ngike ngaluphupha ulwandle luchithekele ngaphandle kodwa mangingidondela ngizodlula lapho luchithekele khona lwabe seluma.
@user-rq5xo3nf4g
@user-rq5xo3nf4g 4 ай бұрын
Thokoza gogo ndicela ukubuza uma uphupha abantu bekukhipha endlini yakho kutsho ukuthini
@namhladlomo1140
@namhladlomo1140 Ай бұрын
Uma uphupha idwala liqhuma litshuze amanzi ebheke phezulu...after that bese kuthuleke...kube nokuthula okumangalisayo
@SiceloKhoza
@SiceloKhoza 3 ай бұрын
Siyabonga kakhulu gogo kuseweta kuletimo letinjalo ngicelakubuta kunawa yemaphupho kuphupha ngibanba tihlanti letinengi ngetandla kufula ummbila lomanti kuvuna lowomile nekuwukhutula ufaka emasakeni lama nengi nekuphupha tinkomo letinengi tinkukhu letimhlophe netesintfwu tinemantjwele lama nengi kuphupha imali yema phepha nalemhlophe ihlangene nabo 50c 20c Kuba ses'kolweni ngiphasa futsingiva ngifeila kusuke Kuma test kulesinye sikhatsi ngiphuphe ngitsetsisa lothishela ngigcine sengimshaya kulesinye sikhatsi ngimphikisa kulokungasiko umuve atsi ngingabomphikisa phambi kwebantfwu Kona kungiko Lele ngiphikisela Kona kodvwa ngibomtjela sisobabili Kuba semfuleni ngiphuma ngihize imvunulo yemadloti buhlalu lobubovu nalobumhlophe naletindvwuku letimbili tekugidza ngiyabonga gogo❤
@gugumakhubo2025
@gugumakhubo2025 2 жыл бұрын
Akwande Gogo Mbotho. Mina nginenkinga yokuphupha bese ngiyakhohlwa . Kodwa makungenzeka leyonto ngibhekile emini ngizobe sengikhumbula ukuthi kukhona la engikubone khona.
@nkosenyemkhize1215
@nkosenyemkhize1215 Жыл бұрын
Gcela kubuza Uma uphupha kugqekeziwe endlini kusho kuthini
@user-je2fj1jf6z
@user-je2fj1jf6z 11 ай бұрын
Kwande bakithi ave ngikulalela
@lindasikhosana
@lindasikhosana 2 жыл бұрын
Sawubona Sisi, ngicela ukubuza ukuthi uma uphupha uqhoke izicathulo bese uzibona sezingcole kakhulu kubengathi ubusuhambe ngazo endaweni enamanzi.
@SharpMazibs
@SharpMazibs 2 ай бұрын
Sawubona sisi ngiyabonga kakhulu ngecazelo zakho zamaphupho, kodwa bengifisa ukuxhumana nawe kakhulu if indlela ivuma kunezinto engifisa ungisize kuzona ngiyacela ngokukhulu ukuzithoba, ngiyabonga. Inkosi ikubusise.
@thembisilemdladla1354
@thembisilemdladla1354 Жыл бұрын
ngiyabonga incazelo yamakhandlela abantu abadalal mina angiphuphi lutho ngingageza ngani ukze ngizebenzise lamakhandlela ngiybonga
@user-wg2wj3jg3l
@user-wg2wj3jg3l 5 ай бұрын
Ngicela kbuza muphupha uhamb kodwa lawhamb khon kunebhokis celeni kwakh ngath wen futh ophakath kuchazan🙏
@nikeziwegwija6890
@nikeziwegwija6890 2 жыл бұрын
Ngyabonga cc , iyayenza kakhulu I sense incazelo zakho, ungivulile bekumnyama ngyaba nawo amaphupho but ngingawazi ukut asho ukuthini
@NkosikhonaMkhize-kt1oj
@NkosikhonaMkhize-kt1oj 3 ай бұрын
Danky Gogo ngicela ukubuza uma ngiphupha umfowethu engiluma ngithi ngizama kulamula umsindo onokulwa kade wenzeka thokoza
@davidmotaung-gh4rb
@davidmotaung-gh4rb Жыл бұрын
David Motaung embalenhle secunda ngiyabonga ngokwazi ngephupho Uma ngishayela imoto ingabamhlophe noma ingabomu hlengiwe
@nonzwakazibezu7916
@nonzwakazibezu7916 Жыл бұрын
Thokoza gogo. Ngibonga izincazelo zakho. Ngicela ukubuza uma uphupha imbuzi emhlphe esincane igudla urondo ekhaya. Kusho ukuthini
@mduduzitv7953
@mduduzitv7953 2 жыл бұрын
Mina ngnokuphupha umama wami osashona aphethe ingane encana esingayazi ekhaya sengike ngabuza komamncane bathi abayazi and ngnokphupha ngseskoleni e high school kodwa sengphensulekile ngalokho Syabonga cc ngale channel yakho iyaskhulisa
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@FreddyKhoza-p4r
@FreddyKhoza-p4r 7 күн бұрын
Bengicela Kubuta Uma uphupha ugogo ozala ulama athi kuwe awulaleli.abe angashongo lutho kodwa athukuthele nobe ekhala?
@paulmanmamba
@paulmanmamba Жыл бұрын
Ukuphupha amanzi ephuma empompini ahlini
@buyelwangcungela1916
@buyelwangcungela1916 2 ай бұрын
Enkosi mbotho ndiphuphe ndingaphantsi kwamanzi ndihleli nexhegwazana elimbhathe ingubo emhlophe qhwa ingathi ndiyambuza nihlala njani apha gogo ingathi athi impilo yalapha imnandi kakhulu kukho nezindlu nezilwanyana kuhle kulendawo but ndithe sisancokola njalo ebehleli elityeni suku ayotshona ezantsi ngaphantsi kodwa aphinde abuyiswe ngamanzi kodwa ke ndiye ndothuka
@NozitobeSambo
@NozitobeSambo Жыл бұрын
Hi cc njani ndcela ubuza uphupha kusha utyhani kabili not far langhlala ngakhona ngakwiMain road ,qalA umlilo kwasha utshani indawo encane kusha caleni kwendlela then after 2 or 3 weeks ngaphupha same phupho umlilo caleni kwendlela kusha indawo enkulu .
@leeshinga2369
@leeshinga2369 Ай бұрын
Ngyabonga kakhulu
@eunicamokhothu3374
@eunicamokhothu3374 2 жыл бұрын
Gogo mina ngivamise ukuphupha ngishanela ekhaya langizalwaknona kodwa ngithunywa ngumama ongasekho ngabe kuchazani.
@elsienkopane640
@elsienkopane640 2 жыл бұрын
Siya bonga sis mina ngicel'u buza if most of the time kuhlala kune frog eyadeni noma kunga nethi
@sindishabalala8582
@sindishabalala8582 2 жыл бұрын
Ngiyabonga cc ungathi usho kimi ngike ngaliphupha leliphupho lomlilo akuphelanga skhathi ngalahlekelwa ingane yentombazane namanje angiyazi
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ubani igama lengane futhi ineminyaka emingaki ngizobuyela kuwe
@XolisileCele-xx9tu
@XolisileCele-xx9tu 4 ай бұрын
Uma phupha kunomoya omkhulu indlu ka rawondi yontshani iphethuke utshani chaza kuthini nokubona rawondi kabhuti engisebenza naye umfulelo wotshana karawondi wakhe uwe wonke ngathi bushile escongweni sawo chazani bonge
@user-yc8rn4yb1i
@user-yc8rn4yb1i 4 ай бұрын
Kusho kutini uma ubona izinthutwane ezimnyama nalezi izibhovu okutiwa izinthombi za kwaZulu phakati kwe gceke
@AdmiringCoastalBeach-ty5zn
@AdmiringCoastalBeach-ty5zn 4 ай бұрын
Sawbona cc ngicela ukbuza Uma uphupha muntu ethenge ugandaganda Kanye Nama truck athwala umoba amathathu ( ohomu ) SASE syahalalisa salilizela .
@siyabongathenjwayo8982
@siyabongathenjwayo8982 2 жыл бұрын
May God help u grow sis wam 🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@thobekanithusi1541
@thobekanithusi1541 11 ай бұрын
Ukuphupha ufudu lusemanzi lujabule nje kushoni
@siphelelentshangase5563
@siphelelentshangase5563 2 жыл бұрын
nam sensike ngalphupha lelopho futhi hhayi kany kaningana nje impela
@nomsahlophe5890
@nomsahlophe5890 9 ай бұрын
Thokoza gogo ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ushelwe yizimpahla ku wall drop
@nelisiwesimelane2346
@nelisiwesimelane2346 Жыл бұрын
Sawubona gogo hayi ke mina ngenze umsebenzi wokukhuphula umama nomfowethu emvakwalokho bathatha umtwana wami ngenze lomsebenzi kuleliviki ngelilande layo kwadlula umtwana wami namanje angikaqondi ukuthi kwakwenze njani ngathi ngibenzela okuhle bese be gishaya kanjena namanje ngisadidekile
@mqondisi3759
@mqondisi3759 Жыл бұрын
Dankie MaMbotho
@zandilenkambule3834
@zandilenkambule3834 Жыл бұрын
Elinye engicela uke ulichaze gogo ukuphupha izinkamba ezimbili
@SiphiweMadida
@SiphiweMadida 4 ай бұрын
Kusho ukuthini uma uphupha isidwaba sakho sinezmpethu
@JoiceMchunu
@JoiceMchunu Ай бұрын
Cyabonga🙏
@zanoxolontamo1052
@zanoxolontamo1052 Жыл бұрын
Inkinga ayzwani, aythelelan´manzi.
Aba spiritual gifted baphupha lamaphupho
8:58
HX MBOTHO
Рет қаралды 77 М.
shembe; Mfundisi Ntombela ekhaya lemphefumulo ngiyisiboshwa
17:04
Ubuhle bo Nyazi TV
Рет қаралды 7 М.
Inside Out Babies (Inside Out Animation)
00:21
FASH
Рет қаралды 24 МЛН
No empty
00:35
Mamasoboliha
Рет қаралды 11 МЛН
路飞太过分了,自己游泳。#海贼王#路飞
00:28
路飞与唐舞桐
Рет қаралды 39 МЛН
idlozi elingamfuni othandana naye,ubonangani?
12:13
HX MBOTHO
Рет қаралды 295 М.
King Bhaka uveza imfihlo ngo pastor Mboro nenyanga yakhe
27:40
Ukuphupha Amaphupho Empumelelo.[0780046059]
9:47
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 56 М.
BAKUPHAZAMISA KWIMPUMELELO YAKHO MAWUPHUPHA LOKHU
12:05
HX MBOTHO
Рет қаралды 23 М.
IDLOZI LIKUKHOMBISA UKUSONGELWA NGALAMAPHUPHO
6:52
Hle MBOTHO
Рет қаралды 9 М.
Ukuphupha imali yamaphepha | @pastorweningi
9:09
Nufliq
Рет қаралды 80 М.
Kukhulunywa Kanjani Nempepho.[0780046059]
16:15
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 10 М.
Inyanga Yo MPEDI Tv   |    Umbona kanjani Umuntu othwetshuliwe
10:48
INYANGA YO MPEDI TV
Рет қаралды 20 М.
IZIVEZA  KANJANI INGELOSI YESITHUNYWA KUWE
16:37
HX MBOTHO
Рет қаралды 71 М.
Ukuphupha indlu iwa phansi yonke phansi
9:25
HX MBOTHO
Рет қаралды 6 М.
Inside Out Babies (Inside Out Animation)
00:21
FASH
Рет қаралды 24 МЛН