IZIVEZA KANJANI INGELOSI YESITHUNYWA KUWE

  Рет қаралды 82,595

HX MBOTHO

HX MBOTHO

Күн бұрын

Пікірлер: 382
@priscillamanatha1021
@priscillamanatha1021 10 ай бұрын
Gogo cela ukubuza ngingaya yini ukuyobika ehlane uma lengubo nginikwe abasekhabo mama kodwa ngingahlali eduze nakhabo mama nghlala emzini🙏
@ThandiweManyeni
@ThandiweManyeni 11 ай бұрын
Amen gogo ngiyezwa kodwa mina ngiyawaphupha amajazi kodwa inkinga yami mina ngivele ngiphuphe ngihlezi namakhehla akwaShembe so angazi ukuthi ngiqale kuphi ngoba ngiphuphe ngigida nezangoma ngingazike ukuthi ngenzenjani ngoba ngiyahlupheka zonke izinto zami ziyashabalala impilo inzima
@abongileasange
@abongileasange 11 ай бұрын
Amen gogo ngiyiphuma who ingobo yecewe end ndithandaza okanye ndikhala okanye amanzi ndiyaxakwake ngoba ndikhe ndaphupha ndizonxitywa intsimbi Kodwa kufike umama ababini benxibe intsi banqanda abamama bathi mandingazinxitywa ndavuma ndathi bandifuna ukuboniswa bathi Hai mandikhululwe ndakhululwake
@SindisiweManala
@SindisiweManala 2 ай бұрын
Amen 🙏.ngicela ukubuza ukuth kusho ukuthini ukuphapha kunetha mase amanzi engena phezulu endlini sekunetha ngisho endlini
@Neliswa-b8z
@Neliswa-b8z Жыл бұрын
Amen ngicela ukwaz gogo Uma ngiphupha sulele kodwa embhedeni sibathathu kungat imvula iyanetha njalo inetha mina impela ngize ngingenwa ngamakhaza besengivuka ebuthongweni ngizwa ngibandelwa impela ngagula impela amajoints ebuhlungu umqolo ubuhlungu ngiphethwe layikhanda angaz kushoni gogo thokoza
@NontokozoPhilisiweKubhek-gu3go
@NontokozoPhilisiweKubhek-gu3go 6 ай бұрын
Amen gogo syabonga,ngiyalcela usizo lwakho Bandla,kuningi nje engfisa ukukubuza ukuth ngenzenjn makunje,ngike ngazama ukfona angangakthola
@NtombiMakhanya
@NtombiMakhanya Жыл бұрын
Amen maMbotho bengicela ukubuza Uma uphupha abantu abaningi begqoke mnazarethe nokuphupha undiza ngiyabonga
@Thabiso-m5w
@Thabiso-m5w 2 ай бұрын
Morning 🌄❤️ Gogo God 🙏🙏🙏 bless you you are star 🌟🌟🌟🌟🌟🙏🙏🙏
@NtombiTwala-i5n
@NtombiTwala-i5n Ай бұрын
Thokoza Dade wethu Siyabonga kwande phambili
@CindyBekwa
@CindyBekwa 10 ай бұрын
Amen gogo kusho ukuthini ukuphupha uya esikoleni Kodwa us late Uma ufika Abantu ofunda nabo abasekho kulelo class sebekwelinye awusababoni kuleli okade Funda kulo sekunabakwelinye iclass
@rosemarytimber2831
@rosemarytimber2831 2 жыл бұрын
Siyabonga gogo. Ngiyaqala ukungena kwi channel yakho. Ngicela ungiphe inumber ukuze sixhumane. Ngiwumakhelwane wakho eNanda
@petrusmnguni6737
@petrusmnguni6737 2 жыл бұрын
Eish wayibeka cc wami ngyabonga kakhulu lenkulumo ngathi ubuyi qophele mina inkosi ibusise nabakini bakwandisele 🤝🙏
@nomfundogazu-pk9lj
@nomfundogazu-pk9lj Жыл бұрын
Syabonga cc ey mina ngiyawaphzpha amajazi nginako nje elinye engiligqokayo sengiphuphe amanye fthi
@Kakai-xc1vy
@Kakai-xc1vy 2 ай бұрын
Siyabonga mama qhubeka ngokusisiza njalo
@xolanistuurman4765
@xolanistuurman4765 Жыл бұрын
Amen Gogo asibonge uxazulule inkinga ekade ihleli emahlombe UJehova akwandisele lapho uthatha khona 🙏🙏🙏🙏
@FezekaBani
@FezekaBani 3 ай бұрын
Ndicela ukuhlangana nawe Ndicela amanumber akho
@PhilaniBNgwenya
@PhilaniBNgwenya Жыл бұрын
Siyabonga Gogo lwati losipha lona, chubeka plz
@nomagmamoe
@nomagmamoe Жыл бұрын
Thank u fr the teachings. Last night l dreamt ngiphethe izembatho zenkonzo eziyigreen ngisiya kwenza ironing phakathi kwalamajazi bekulesiphika esikhulu esiyigreen. Angazi kushoni
@NomvanoBambela
@NomvanoBambela 8 ай бұрын
Enkosi cc hay Mina ngifuna ukufounela hle Ave umameleka uqhubeke nokusocebisa❤
@stoneybeer1647
@stoneybeer1647 2 жыл бұрын
Kunjani I love your explanations on dreams it helps to understand. Ngibe nephupho ngiphupha ekhaya ngingedwa indlu ibonakala ngathi kudala ngisa khula even though kune mehluko manje. Ngiphupha abo 3am ngiphaphama ngedwa endlini Kuya Khanya ngingena ekamereni lika baba kube I curtains ngi gibela phezu ko mbhede ngiya lungisa. Mangi bona ngaphandle kuno muntu akabonakali uhamba ngale ko mgwaqo so ngiyabuza ukuthi ngabe abantu baphi ngoba nawa amateki nesi lamba sika baba. Ngphumele ngaphandle ngase khishini kuvela inja yase khaya Ina maybe 4 years ingasekho so imana iza Kimi. Yangi khotha ebusweni bonisa ukujabula manje ngyezwa ukuthi ngathi giyaphupha nanga phandle akuveli muntu ngzame uku memeza kodwa ngiphaphama mangi bheka isikhathi u 03:08 ngibheke ngaphandle la ngilala khona just in case something might be happening outside. So ngi khathazeka ngobaba angeke kuvele lutho mhlambe? Ngcela ungi chazele
@sandiesonkomo5046
@sandiesonkomo5046 2 жыл бұрын
Keep doing good job ggo. Siyabonga thonga elihle
@barbiekAK47
@barbiekAK47 5 ай бұрын
Thank you for the wisdom Gogo. God bless❤
@thembinkosimdlalose106
@thembinkosimdlalose106 Жыл бұрын
Mmmhh umuntu ufunda aze ayofa🙏🙏🙏
@dalumuzimdluli2621
@dalumuzimdluli2621 Жыл бұрын
Amen, ngicela ukwazi ukuthi uma uphupha inkalankala iphuma kwenye indlu phakathi endlini iqonde ekamelweni likamama igqoke iveyili emhlophe inesipikha.Uma isipikha sithi siyakhuluma umama agijime asivale.
@maphutuphutuntokozo8230
@maphutuphutuntokozo8230 2 жыл бұрын
Amen Nami nginesifiso somuthi ngenze njani izibonakaliso zami ngivuka ngingazi khumbuli eziningi futhi okuningi okubalayo ngiyakuphupha kakhulu kodwa ulwazi lokuthi ngenEnjani bengingenalo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
uma ukhohlwa okuphuphile ngicela uma usuzolala uthandazele amanzi ngeglass mase uwabeka eduze kwala ulala khona ekuseni uvuke uwaphuze mase amanye asale uwachele emnyango noma ezoba emancane akunankinga ngoba okubalulekile ukukhombisa ingelosi yakho ukuthi ayisondelane nae ekulaleni kwakho mase iyakukhumbuza ekuseni okulethiwe kuwe
@khayakazikontyi8617
@khayakazikontyi8617 2 жыл бұрын
Hlw gogo unjani... gogo .. kudala ngizama ukubhalele ngihlutshwa liphupha lenyoka.. engaphakathi Kum esiswini .. ingaba kusho ukuthini gogo
@MthuthuzeliLuwaca
@MthuthuzeliLuwaca 9 ай бұрын
Amen amen zaphila izinto ezifana nam.
@sandilemgwaba9572
@sandilemgwaba9572 2 жыл бұрын
Sakulethelwa inkosi maMbotho! Indlela-nje ehluba ngayo udlubu okhasini❤🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@abramphiki2409
@abramphiki2409 Жыл бұрын
Thokoza gogo nginaso isithunywa kodwa abangifikeli nakancane ngenze njani ukuze babonakale kimi
@rosesibiya8718
@rosesibiya8718 2 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu mina ngiyawaphupha amanzi ngizibone ngigqoke isiphika esi yellow esinezi nkanyezi ezimhlophe futhi angive ngicula ephuphweni
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
unesithunywa esisebenzayo esingadinge koniwa kodwa ukuthiukwazi ukusilalela esikuthuma kona ukudlulisele kubantu ozothunywa kubo
@yvonnemlungwane3425
@yvonnemlungwane3425 2 жыл бұрын
Greeting gogo bomona amanzi ephupheni kumele wathungise wonke sengibona awu 3
@sphesihleemihle7316
@sphesihleemihle7316 2 жыл бұрын
Sankubon gogo ninjan gogo Mina bangikhiphele injazi nethusi nkusho unkuthin I noma ngezenjan I nghambile. Gaya nkumuthadazi lngiyozi hlola umuthadazi unginshene ukuthi nginama khehla angafunwe kuphathwa benku njalo kweziwa njani sengididekile manje mina
@katlehonglibrary3606
@katlehonglibrary3606 2 жыл бұрын
you r indeed GOD send NGIYABONGA incazelo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@victormdladla8263
@victormdladla8263 2 жыл бұрын
Amen Gogo, nginenkinga yezinyawo ezivele zishise kube engathi kunomlilo. Before bekusiza ukuzifaka emanzini kodwa manje akusazweli
@LydiaNomsa-j8j
@LydiaNomsa-j8j 2 ай бұрын
👍 thanks for information
@ThabisoKhumalo-q5s
@ThabisoKhumalo-q5s Ай бұрын
Ngibingelele..Ngisacela ukubuza. Uma uphupha uhamba endleleni enodaka,ekhuphukayo bese uyikhuphuke bese uzithuka ususendlni yesizulu nezalukazi ezimbili zikugeza izinyawo. Okunye angisakhumbuli kahle...Ngibonge ngizolinda incazelo.
@VumileMkhulisa
@VumileMkhulisa 9 ай бұрын
Siyabonga gogo sifunda nesingakwazi amen
@xolaninkosi888
@xolaninkosi888 2 жыл бұрын
Ur da best thankx for da information,ur truly god sent.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@mlamulishabangu2081
@mlamulishabangu2081 2 жыл бұрын
MaMbotho iyabonakala ukuthi unguthisha nje ,unesineke.Inkosi ikubusise 👏
@mathewsthabosibanyoni7409
@mathewsthabosibanyoni7409 2 жыл бұрын
Will you plz make a video how to hear angel talking to you
@bhekikhumalo-ziqubu6865
@bhekikhumalo-ziqubu6865 2 жыл бұрын
👏👏. Kusuke kwenzekeni, uma labo ababonayo bethi, "umkhulu wakho noma abadala bethi kufuneka ubenejazi elithile". Ngiyabonga
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kuyenzeka ukuthi livele kuye obonayo elibona likuwe ngaphambi kokuthi wena ulibone mhlampe ngezinkinga ezithize zekhaya uthole kunzima ukuthi lisondele kalula idlozi lakho uma usekhaya lakho kubengcono uma uphumile ekhaya
@patiencedlomo4519
@patiencedlomo4519 2 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu now if ndisoloko ndiphupha inyoka Intlwathi isemanzini ingalwi izolile kutsho ukuthini
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi ekhaya lakho kunalomuntu ofisa ukuthi umsize ngokuthi umthathele okuthize kube ngokwakho naye uyokupha into inhle kungaba ukuthi wayeyisangoma noma inyanga noma isithunywa kodwa lokhu okuboniswayo kunomoya womuntu owadlula odinga umsize ngokumthathela umsebenzi umethule wona mase uyawuhlambulula ukuze naye abesendaweni edingwa umndeni wakhe ongasekho uma ukwenzile lokho uyoba idlozi elihle lezinto ezinkulu ezinhle eziyotholwa nguwe
@berengkotseli7165
@berengkotseli7165 Жыл бұрын
Ngiya bonga Gogo amen ungiphilele Gogo
@cynthiamdluli8957
@cynthiamdluli8957 2 жыл бұрын
Morning Khehla ngilalele ave ngikithanda shem uyangibusisa mihla namalanga Happy Chrissmas and Happy New Year
@qondysibiya4785
@qondysibiya4785 2 жыл бұрын
Amen gogo kuyezwakala siyabonga
@vickybongi1630
@vickybongi1630 2 жыл бұрын
Sawubona MaMbutu..ngicela incazelo ngalwliphupho..ngiphuphe ngise mall gibukele abelungu becula ,bekungathi ngiku concert kodwa kuse mall..ngiyabonga..from Mantombela
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kubika impi yezilwane abanakhela zona kodwa ziyokuthola kahle ngaphandle uma uphuma esangweni legceke kumele uthole amanzi okuchela athandazelwe uchele ngawo
@musahmpanza6368
@musahmpanza6368 2 жыл бұрын
Eyi uyichaza kahle lendaba yesthunywa nengelosi Gogo 🙏 siyathokoza kakhulu kodwa besingajabula uma singathekela ulwazi kuwe ngokuthi usiphe izingcingo zakho otholakala kuzo thokoza Gogo 🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
061 400 7521 iyona leyo
@dumisilesikhakhane485
@dumisilesikhakhane485 10 ай бұрын
Amen gogo, bengicela ukubuza ukuthi uma uphuphe ijazi elilodwa kulawa owabalile bese ngyalithola kuthi makuhamba iskhathi uphuphe ibhayi elinebhubesi elibomvu uma usulithengile nalo alihlangani naleli jazi olisebenzisayo?
@ThenjiweKhumalo-m8d
@ThenjiweKhumalo-m8d 9 ай бұрын
Amen gogo ngiyavuma
@PhindileNtombela-u5b
@PhindileNtombela-u5b Жыл бұрын
Yoh AI cc ngiyabonga ukulalela ama Vedio akho kuningi engikufundayo ❤❤
@Vuvu329
@Vuvu329 10 ай бұрын
Ngaze ngabonga kakhulu gogo akwande 🙏🙏🙏
@BoniDlamini-v2h
@BoniDlamini-v2h 11 ай бұрын
Thokoza gogo wayichaza kahle kwezwakala kwande 🙏
@nomusampume5129
@nomusampume5129 2 жыл бұрын
Siyabonga gogo uyisibusiso kuthina,qhubeka salukazi ungapheli amandla
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@thabymndebele9288
@thabymndebele9288 2 жыл бұрын
Syabonga kakhulu cc ngolwazi osipha lona, Jehova akukhulise. Mina nginenkinga yokuzamula iskhathi eside ngize ngikhale izinyembezi engabe kuchazani lokho🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusuke kuyisithunywa sakho leso esidinga ukukhuluma okuthize kuwe nohlala nabo kumele uzame ukusivumela emzweni yemicabango yakho
@dumisanijama6452
@dumisanijama6452 2 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu bengicela amanamba nokuthi utholakala kuphi
@ConfusedAquaticWhale-rm4cl
@ConfusedAquaticWhale-rm4cl 9 ай бұрын
Gogo mbonge kakhulu, sengifunde okunengi, l was looking for this information 😊😅❤
@pammap9793
@pammap9793 2 жыл бұрын
Siyabonga ma Mbotho. Sicela uqhubeke. Kude kucaca impela, kukhanya. Izincazelo zakho zijulile. Iza nayo incazelo yo Lwandle uze ungene emfuleni. Nemibala yamanzi ahlukile. Ngicela uma usuchaza imifula. Ucaze futhi uma uzithola ungaphandle komfula uwubuka njalo ungangenanga phakathi emanzini, ngoba abaningi bachaza kakhulu uma uzibona ungene ngaphakathi.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga ngizokwenza njalo
@NonhlanhlaDlamini-z3l
@NonhlanhlaDlamini-z3l Жыл бұрын
Ngybingelela gogo ngythokoza kakhulu ngencazelo wayibeka engathi ubusephuphweni la. Ikanjenake salukazi , ngyawaphupha mabhayi, ibihlalu, izembathio, isonto nezingubi zakhona , insimbi yetusi, ikhonzo ngenhlanhla ngikhonzakhona vele, Izembathio nensimbi ngayoluhlambulula empophomeni, sesilanake manje sengiphuphe indwangu yengwe ebrown engathi phansi kunendwangu emhlophe Khon amatshe azunhezile amane phezu kwawu kubhozwe ngalendwangu phezuli kuzingeza amajuba amhlophe amane ngybonga ngyaxolisa ukulula🙏
@delisilesibeko433
@delisilesibeko433 11 ай бұрын
Ngiyabonga gogo sengiyabona igobongo abathi angiyolenza lingena kanjani kusukela ngo December belifuna kodwa ngala ngoba ngithi mina ngiyathandaza sengizomufuna nomama kwathiwa angiye kuye
@MthuthuzeliLuwaca
@MthuthuzeliLuwaca 5 күн бұрын
Enkosi Sis.ngako bendingszi kodwa ngizwile
@fundisiwemaureenthwala3382
@fundisiwemaureenthwala3382 2 жыл бұрын
Siyabonga mama ngicela uphinde uqubeke ngoba ngithanda ukuzwa Uma befika babonakala ngani ngoba mina ngiphathwa lindlebe nokuzamula .
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngizokwenzanjalo
@SimplifyFinancewithManono
@SimplifyFinancewithManono Жыл бұрын
Dankie Sister🙏🏽🙏🏽
@mashidisomathoma2305
@mashidisomathoma2305 9 ай бұрын
Ndya bulela gogo. Mma and khumbuli maphupho am
@phindilemabuza7637
@phindilemabuza7637 2 жыл бұрын
Hi cc wam.kuphupha unetilondza ebuswen nesesifubeni
@AyandaMngomeni
@AyandaMngomeni 10 ай бұрын
Yhooo umzukulu wam ufuna ukuya e St.John's akazifuni eziinye iinkonzo
@zaneledlamini1343
@zaneledlamini1343 2 жыл бұрын
Syabonga ingabe isiphika esimnyama nokubovu esani.
@kgomotsomanamela8253
@kgomotsomanamela8253 2 жыл бұрын
Bless you Gogo. You truly are God sent. Uyisibusiso kithi, we appreciate your teachings🙏🏽🤍
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@bettybiko4449
@bettybiko4449 2 жыл бұрын
Sakubona cc hlengiwe ndyabonga cc ngephupha lam ondicacisele lona ndinelinye futhi ndiphuphe ndisiwa ecaleni kwamanzi wemvula bendibuya emngcwabeni ka makhulu wam phofu ongasekhoyo ingaba kuchaza ukuthini oko?
@bettybiko4449
@bettybiko4449 2 жыл бұрын
Sakubona cc hlengiwe ndyabonga cc ngephupha lam ondicacisele lona ndinelinye futhi ndiphuphe ndisiwa ecaleni kwamanzi wemvula bendibuya emngcwabeni ka makhulu wam phofu ongasekhoyo ingaba kuchaza ukuthini oko?
@mogalekganya
@mogalekganya 2 жыл бұрын
Siyabonga mtane dlozi uyibeke yezwakala.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@Leah-pw9fn
@Leah-pw9fn 2 жыл бұрын
Amen and Amen Gogo God bless you♥️♥️♥️♥️♥️♥️♥️♥️♥️♥️♥️♥️🙏🙏🙏🙏🙏🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
we Leah uke wahlala elindelani kamancinza ungifonele uma uyazi leyondawo 061 400 7521
@NhlanhlaDlamini-k3i
@NhlanhlaDlamini-k3i 2 ай бұрын
Amen gogo sybonga
@babalwamatiwane1305
@babalwamatiwane1305 2 жыл бұрын
Ahw Mazama Myalo Thoyane❤️
@nelisiwesimelane2346
@nelisiwesimelane2346 2 жыл бұрын
Siyabonnga izingcazelo zakho sengathi kunganda mina ngiphuphe kuthiwa mangimele umsebenzi wokukhuphila umama nobhuti kodwa ngihize ngedwango yengwe futhi izimpahla ezizohlatswa ngizithokelele mazifika
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
angikuzwa kahle mfethu ungakwazi ukungifonela mhlampe ngesonto ngoba ngyafisa ukuthi ngiyizwe kahle indaba yakho ccNelisiwe nayi inumber 0614007521 ufone ngesonto
@nokubongakhwela5568
@nokubongakhwela5568 Жыл бұрын
Thokoza gogo🙌
@ThokozileShabalala-s2r
@ThokozileShabalala-s2r 3 ай бұрын
Mina ngisacela inamba yakho kunephupho eliqondene nolwandwen ngidinga lncazelo please ngiyabonga
@nanamtshali6224
@nanamtshali6224 11 ай бұрын
Ngiyabonga gogo sengitshengisiwe kwathiwe angiye khona
@sithembisomyeni3957
@sithembisomyeni3957 2 жыл бұрын
Ngyabingelela.. ngungomunye wabadinga usizo lakho lukhulu engibhekene nakho ngalokho okuchazayo nabanye sebedlale ngami, ngdinga usizo ngampela sengize ngbone kwangathi kwabona laba abangnika lemimoya sebengihlahlile. Ngingaxhumana kanjani nawe sisi ngyacela ngsize
@nqobilezondi6153
@nqobilezondi6153 2 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu sisi inkosi ibe nawe
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@mariamangwane7085
@mariamangwane7085 11 ай бұрын
Siyabonga 🙏🙏😇♥️
@NoziphoZipho-oz1rf
@NoziphoZipho-oz1rf 7 ай бұрын
mina kufuneka qale ndinake madlozi lingikhiphile sontweni ndiyazkhulekela ndlini 😢
@Animate385
@Animate385 2 жыл бұрын
Syabonga, kuyezwakala- kodwa ngyafisa ukukhuluma nawe ngoba miningi imibuzo enginayo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
Ungafona la kodwa ngesonto 0614007521 ngoba angizoba nalo ithuba ksasa namanje kodwa ngesonto Prudent ngyaxolisa ukukulindisa
@justpassing6643
@justpassing6643 2 жыл бұрын
​@@hxmbotho3458 Thokoza Gogo, bengisacela ukukuthinta nami, nginemibuzo ngezimo ezithile. Isiphi isikhathi esilungile sokukthinta?
@gabrielvilakazi3450
@gabrielvilakazi3450 Жыл бұрын
Thokoza gogo. Ngiphuphe iajazi elinombala omnyama,oyellow nobomvu. Ngicela incazelo yalo. Thokoza!
@luckytau6331
@luckytau6331 Жыл бұрын
Yaze yanotha, yayinhle, yamnandi inkolo yesintu koda bakithi 🙄 MaMbotho, ngiswele amagama.🙏
@zandizitha2723
@zandizitha2723 2 жыл бұрын
Siyabonga Gogo Ngiphuphe isonto lamazayoni bebabaningi behlabelela kamnandi ..bengikuUpstairs bona bebeDownstairs and I was so wishing to join them. Their voices were so great.. On another hand I was approached by some guy. He asked me for money . I told him I don't have. Then suddenly he brings to me R20 change from a previous purchase I had made. I thanked him and took it,and quickly I changed my mind . I gave it back to him and said he can keep it. He took it with a big smile.
@BongiweBobotyani
@BongiweBobotyani 7 ай бұрын
Sawubona gogo,ngiphuphe isikhumba sendlelwe phansi sine mbala yengwe
@ZnGumbi
@ZnGumbi 5 ай бұрын
Ngyakuzwa dadewethu inkinga enginayo mina la ngizokwenza kanjan ekhaya besasebenzisa lemithi abayisebenzisayo kumanje ngiqashile ngenxa yokungahambisani ngezinto zasekhaya ukupy engingakwenza kuze ngikwazi ukulungisa ngalendlela ochaza ngayo ekhaya bonke bakhonze umuthi kakhulu kanty mina nghlukile okwamnkuza ngokwenkolo manje ngisadidekile angikhoni ukukwenzela emqashweni ngxolise ukwanda kakhulu ngibonge ukuchazeleka kahle
@fikiswamcosana7983
@fikiswamcosana7983 Жыл бұрын
This help me alot
@fezekadlamini4093
@fezekadlamini4093 2 жыл бұрын
Yey Gogo 🙏🏾🙌🏾
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@nobantumageca982
@nobantumageca982 2 жыл бұрын
Ngiyabonga mina sengiphendulekile lokhu okuchazayo into eyenzeka kimi
@winniwmgcobo1138
@winniwmgcobo1138 2 жыл бұрын
Hi gogo me dreaming snack black n white second brown n black inkulu hamba nxiweni
@thanduyisezulu88
@thanduyisezulu88 2 жыл бұрын
Yazi Gogo ngyakuzwa impela Nami ngikulomkhakha okhuluma ngawo nqho.. Kuba sengathi ukhuluma Nami impela ngoba ngisho nezi ngubo zamakhosi nezingubo zesithunywa nginazo. Kodwa umsamu wase khaya I lapho okune ninga enkulu.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
Thanduyise lokhu okushoyo kul;ula kuwe uma nje ozoqonda ukutghi wena ungubani kuphela nje kuyobalula kakhulu nga;leyondlela kumele ube nesiqiniseko sokuthi uyazazi wena ukuthi umkhulu kangakanani edlozini lakho na? mase uyaqaqla usiza abathize ngokungesabi idlozi lakho liyokulandela ngemva ngoba liyabanga kodwa uyokubona lokho ekuhambeni kwexesha futhi ukwazi ukukulungisa kulunge impela kube kuhle kuwe nakulo
@theblacknyoni
@theblacknyoni 2 жыл бұрын
Thokoza Gogo. How can we get a hold of you?
@xolanistaff142
@xolanistaff142 Жыл бұрын
Camagu Gogo Mna ndike ndaphupha ndisekhaya ngathi kusebsuku sihleli no malume wethu esingathi kusebsuku phaya ephupheni but kusenjalo kwathi gqii iPakistan lomfana eligama noHili ababini Bangena endlini besiza kumalume wam bafika bambamba ngengalo Wa phelelwa ngamandla umalume kanjani then ngathi babambe nam but mna ndathandaza kakhulu ndibiza omnye uGogo endithandaza kuye but ndothuke ebuthongweni sendibohlula abahili ngomthandazo wam Please ndceli ncazelo yeliphupha Gogo🙏
@ThembisaNdadane
@ThembisaNdadane 7 ай бұрын
Ave ngikhala wemalo nginompompi
@sharonshiba6548
@sharonshiba6548 2 жыл бұрын
Hi Sis ndingakumamela oko koko,your explanation ayidingi ncaciso everything is clear 👏🏾 Enkosi Mbotho 🥺❤️
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@sandilesibisi6970
@sandilesibisi6970 2 жыл бұрын
Sawubona sis Thando Mpanza nginombuzo lana uma uncoliselwe uwenzanjani ngoba kukhulu engikutholayo kuwe kodwa angazi ngenzenjani kuvalekile ngiyaphupha kodaw angikhumbuli kahle mase kusile
@marangmasegomutloane3619
@marangmasegomutloane3619 2 жыл бұрын
Thokoza gogo...💯❤️
@thembanimosesmthembu2155
@thembanimosesmthembu2155 2 жыл бұрын
Celukuza kuwena sothetha ubuso ngobuso.....angizazi ngimindawon kumanje....amajazi ayavela...inkonzo zimix up...amaphupho amix up. Ngithi ngisentwaseni kuqhamuke umuntu othi ucela ukungashiyeki angiphi jazi lokuthandaza. ..yisalad nje engingayaz ngiqale kephi...Tkz gogo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngicela ungifonele lana 0614007521
@dumisanijama6452
@dumisanijama6452 2 жыл бұрын
Ngicela inamba yefoni
@penetratingminds7559
@penetratingminds7559 Жыл бұрын
Amen
@SikelelaMbotho
@SikelelaMbotho 10 ай бұрын
ngicela ungphe izinumber zakho zocingo Mshikila
@virgoempressthespace2253
@virgoempressthespace2253 11 ай бұрын
ungichazela kamnandi sisi
@rosengwenya1865
@rosengwenya1865 Жыл бұрын
Sawbona sisi ngcela ukubuza uma uphuphe i jazz elimhlophe kodwa wangaphupha inkonzo ngenza njani
@Vuvu329
@Vuvu329 10 ай бұрын
Amen🙏🙏🙏
lezinto  ziphazamisa  zidumaze isithunywa kuwe
25:45
HX MBOTHO
Рет қаралды 28 М.
INGELOSI YESITHUNYWA MAYIFIKE KUWE
18:57
HX MBOTHO
Рет қаралды 62 М.
Вопрос Ребром - Джиган
43:52
Gazgolder
Рет қаралды 3,8 МЛН
Jaidarman TOP / Жоғары лига-2023 / Жекпе-жек 1-ТУР / 1-топ
1:30:54
Siyangcola isithunywa mawudla lokhu kudla
20:19
HX MBOTHO
Рет қаралды 78 М.
Yini Eyenza Isidalwa Esikumbathile Singaveli
26:34
Dr Khehla Lomlungu (Zosukumizizwe)The Avatar
Рет қаралды 67 М.
ukuphupha umuntu othandana naye.../isthandwa sakho..
2:45
InkundlaYamaphupho
Рет қаралды 1,8 М.
ISO LESITHATHU KUMUNTU  LIYINI
15:45
HX MBOTHO
Рет қаралды 9 М.
Izindlela zokukhuluma nedlozi lakho..ezokusiza uthole impendulo kulo
24:42
UBUNGOMA BEQINISO no Ndlondlo
Рет қаралды 19 М.
Okusizayo Kwabakhohlwa Amaphupho.[0780046059]
12:54
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 69 М.
UKUKHULUMA NEDLOZI ngalendlela kungakulekelela
14:37
HX MBOTHO
Рет қаралды 38 М.
Aba spiritual gifted baphupha lamaphupho
8:58
HX MBOTHO
Рет қаралды 85 М.