AMAPHUPHO ASHO UKUSONGELWA NOKUBOSHELWA IMPUMELELO

  Рет қаралды 21,381

HX MBOTHO

HX MBOTHO

Жыл бұрын

LAMAPHUPHO AKHOMBISA UKUTHI KUNABAKUFISELA UKUTHI UNGAPHUMELELI

Пікірлер: 83
@nokuthula105
@nokuthula105 Жыл бұрын
kunjalo gogo siyazama kodwa akulungi
@angelmoagi2517
@angelmoagi2517 Жыл бұрын
Sawubona sis’Hlengiwe Ngivuke nephupho elibi kakhulu namhlanje. Ngiphupha umuntu engangizwana naye sihlukane 2 weeks ago. Ngibone umuntu wesifazane engimaziyo emudunusele. Bezimuheha futh lezinqa ngoba ubesondela kuzo. Eduze khona lapho ngabona isilwane esingathi yimbuzi sinoboya obuthi abube bude kunobembuzi. Lesisilwane asinakhanda, umzimba kuphela. Esesukile kulosisi ngabona yena ubhuti esipotopotoza esibamba ngaphambili ngathi ufuna ukulala naso. Bengimmemeza kodwa engangizwa. 😢
@uniquelungie2225
@uniquelungie2225 Жыл бұрын
Sawubona cc Hleh ngiphuphe ngiluke opelepele abade abafika emaqakaleni. Ngicela ukubuza ngabe lisho ukuthini leli phupho. Ngiyabonga🙏
@malizokhumalo2472
@malizokhumalo2472 Жыл бұрын
Sawbona MaMbotho ngiyabonga ngencazelo yephupho lokuqala olichazile lezinkomo ezifile. Ngike ngaphupha ngizibona ngingaphandle kwesango layikhaya emasontweni adlule ngase ngabona izinkomo ezimhlophe ziqinqilizile zifile kukhona nethole elifile. Eyii ngavuka ngethukile ngizibuza ukuthi kusho ukuthini lokhu. Kwande nje sisi wami, Amen 🙏🏾
@user-gq5dl3wj9i
@user-gq5dl3wj9i 6 ай бұрын
❤ qhubeka sisi wami uyasiza kakhulu keep the good work 🎉
@sihawumathe3594
@sihawumathe3594 3 ай бұрын
Kubalulekile ukugquma, uphalaze futhi ugeze ngenhlanhla emhlophe. Ukhulume ukuthi lesi siwasho sikuqaqele amafindo aboshiwe ngaphansi kwegama lakho bese uyayitshela ukuthi ayikuvulele inhlanhla yakho evalwe ngabathakathi
@khanyisilendzinisa2009
@khanyisilendzinisa2009 Жыл бұрын
thank you so much sisi ,God bless you
@khabonina7006
@khabonina7006 Жыл бұрын
Syabonga cc 🙏🥰
@maggy868
@maggy868 Жыл бұрын
U are so beautiful khehla, thokozani
@ThabileShabangu-xn6gu
@ThabileShabangu-xn6gu 6 ай бұрын
Syabonga gogo ngicela ukubuza uma uphupha uhamba lapho ade kubabelwa khona
@zukiswabada6165
@zukiswabada6165 Жыл бұрын
Sanibona namhlanje, Thank you very much for this insightful video. Thank you Si Hle akwande.
@zikhonatembela3905
@zikhonatembela3905 Жыл бұрын
Sawubona Gogo bendicela ino yakho ndingumntu ohlutshwa ngamaphupha
@smangelewillis4829
@smangelewillis4829 Жыл бұрын
Sawubona sisi ngicela ukubuza ngaphupha kuthiwa angiye entabeni ngiphelezelwa uNdlunkulu evunulie kodwa savelelwa sakhonjiswa indawo eyihlane enotshani phakathi nendawo kunesihlahla kume ibhubesi ngaphansi kwaso kwathiwa angiye kuso basho ngisho isikhathi
@nomzamomoloi1085
@nomzamomoloi1085 Жыл бұрын
Siyabonga Sisi Hlengiwe, ngisacela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha inkomazi ebomvu enganazimpondo izala umntwana woMlungu womfana ongathi useno 3 or 4 yrs old uthe evuka wasukuma weza kimi, amehlo akhe agcwele imbani, ngabe sengyabaleka ngase ngiyaphaphama ngyabonga.
@andilegaleni1868
@andilegaleni1868 Жыл бұрын
Ngiphuphe u beetroot phekiwe ugogo ongasekho siwucwecaye ngaqeda kuqala ngabe sengisi a okwakhe mangiwu thatha wadla omunye ngamlomo izandla zethu zibomvu u beetroot u Evelina ocela usizo
@sydneycakaca1434
@sydneycakaca1434 8 ай бұрын
Sawubona hlengiwe ukuphupha udilikelweyindu kuna imvula kutshuthini
@easy5417
@easy5417 Жыл бұрын
Hello Sessy Hlengiwe, i dreamed again about that man that i dated him for the past 20 years, we were in a white bakkie going somewhere, n he said he must teach me how to drive, cause he bought that car for me, we were so happy talking n laughing
@hloniphilegoodnessndovela5588
@hloniphilegoodnessndovela5588 Жыл бұрын
Sakubona sisi. Ngicela ungichazele leliphupho, ngiphuphe ngibona ishihlahla samaOrange nesamaApple kodwa ziqhelelene. Ngibambe esamaApple ngasinyakazisa ngehloso yokuwisa ama Orange on the other tree, nangempela awa amagaqa ebemahle sevuthiwe and amanye bebonakala ukuthi asweet with bright colors, ngisathi ngiyowacosha ngahlangana nengane yami isika iApple ngomubese and belinokubola ngaphakathi. Lezihlahla zimile emakhoneni endawo ebesilungisela ukwakha umgwaqo kuyo, bese iClean kusele ukuthi kuExtend(we) emaceleni kuze uvuleke umgwaqo. Ngiyabonga sisi🙏
@sibusisobohlela9868
@sibusisobohlela9868 Жыл бұрын
Kwande maMboTho 🙌
@realbigtee35
@realbigtee35 Жыл бұрын
Unjn sis omdala cela ukubuza lana uma ngabe abazali abasekho impepho kfanele ishiswe ubani ekhaya
@AMOYANDY4995
@AMOYANDY4995 Жыл бұрын
Amen syabonga MaMbotho 🙏
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga nami
@user-ki8yv3jr9k
@user-ki8yv3jr9k 4 ай бұрын
Ukuphupha ugwaza inkomo ngomkhonto​@@hxmbotho3458
@thobekaradebe6381
@thobekaradebe6381 Жыл бұрын
Amen. Cela kbuza kusho ukthini ngphuph ibhubesi ekungath beliyozingelwa 4 isilo kunomuntu obesiza ngesikhath selibanjiwe ulimele emlenzeni koda msebenz wokubamb ibhubesi wenzekile.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
kubika ukuthi kunomuntu okhonjiswa yena okumele alandwe wakini owasala entabeni wena uboniswa lowo msebenzi okumele uwenze ngokuthunywa okhokhobezi bakho ukuthi kumele alandiwe
@thobekaradebe6381
@thobekaradebe6381 Жыл бұрын
@@hxmbotho3458 amen ngyabonga
@phumlashabalala1905
@phumlashabalala1905 Жыл бұрын
Sawbona sis, ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha izinkomo ezimuhlophe zilele phanzi ziyisikokela. Ngyabonga🙏🙏
@sindiswajack
@sindiswajack Ай бұрын
Hi sisi wam... Mina nje okwami okwezandla ngikhule ekhaya besonta besindisiwe so angazi noma into yam iya connector yin nedlozi lam kwa Maphupho angiwakhumbuli nhlobo
@namhlahendrick5376
@namhlahendrick5376 Жыл бұрын
Siyabonga sisi. Sekukudala ndiphupha ngishayela i bicycle ize oqhawukee....khona manje ndiphuphe inkomo ezi 3 ezibomvu qha bekungathi amehlo azo aphanyakile so aziboni kakuhle ezinkomo
@ntokozo33
@ntokozo33 Жыл бұрын
Sawbona sisi cela ukubuza kuyin ukuphupha engathi uyakhuphuka but kube nzima kodwa ugcine usukhuphukile noma nje kungathi uyaphuma but ku ncane la kumele uphume khona but ugcina uphuma kuyo leyombobo encane kanzima kodwa
@delsilenkwanyana6457
@delsilenkwanyana6457 Жыл бұрын
MaBHotho ngcela ungichazele nawa amaphupho ayangihlupha ngingumutu okuthiwa nginabantu abadala .ngiphuphe ngiya olwandle nomunye usisi masifika lapho kuvele kuphume izimoto ezimbili ezimnyama phakathi emanzin khona lapho ngisathukile kuphinde kuphume abosisi abathathu bagcokile kwabodokotela basetiyetha izembatho eziblue namagloves amhlophe bathi kithi asingangeni phakathi emanzin ngoba akulungana.ngyabonga
@vuyisilezulu2590
@vuyisilezulu2590 Жыл бұрын
Unjani cc ngicela ukubuza muphupha usemzini la uganele khona ngiphuphe kunento egunquza emnyango mengiphuma ngabona iscathulo somfana wami esewuswana sibekwe phezu kothango ngiphethe iskhwili mengisiqhwanda saqathaka ngale kwalo ngase ngingena endlini abantu bebelele mengingena ngabona ingane kodwa ibingezwakali njengengane yami ngakhipha ibhayibheli ngalibhekisa kulengane ngakhuleka yangivala umlomo ukuthi ngingakwazi ukuthandaza kwase kuqhamuka enye ingane ehlala khona laphe khaya kodwa akusiyo eyakhona yangifica ngithandaza yakhuleka nami ngathola amandla okukhuleka ngase kwase kuvuka uskwiza wami ngathi akalethe usawoti sengithukuthele ngaphaphama Elesibili ngiphuphe ngihamba ngemoto ngigibeze izingane zami ngizisa eskoleni kodwa sisasendleleni sengihamba ngedwa sekunamanzi agcwele emgaqweni indlela ayibonakali kunane zihlahla zimboze umgwaqo ngazisuza ngaqhubeka ngishayela kancane kwangathi sengigijima ngezinyawo ngihamba ngikhuleka ukuthi ngiphume kwisiminyaminya sezihlahla kwaba nomlisa oqhamukayo ofake ijazi elimhlophe ngathi ngimbamba ngesandla sengigijima naye saqhamukela ekukhanyeni kodwa ngaphambili bekugcwele lobutshani obumila lakunedamu khona lobu obuminyene ngase ngivuswa i alarm yephone
@jskamaduna3493
@jskamaduna3493 Жыл бұрын
Uma ngiphupha inkoma ingixosha
@jabulisiweportia
@jabulisiweportia 10 ай бұрын
Hi Cc ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha ulahlekelwa iskhwama lesi esigaxwa ehlombe asiphathwa abantu besifazane?
@nomthandazongcobo1767
@nomthandazongcobo1767 Жыл бұрын
Hi cc Hleh ngcela ngichazela leli phupho sekunemnyaka emibili ngiphupha ngisebenza kamakhelwane ngabe ngigeze zitsa ngabe ngyakorobha Noma ngigeza zitsa libuya njalo nje leliphupho
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 Жыл бұрын
Sakubona gogo ma uphupha inkomo ezinkulu eziyimibala yonke zijanquka gethini lapho engisebenza khona zalephula gethuka gisethongweni ngafika galidonsa futhi galivala inkomo zamela ecaleni ngaphaphama
@Winny-fp9zn
@Winny-fp9zn 4 ай бұрын
Ngicela kubuta kutsi yini kuphupha timbuti letimhlophe tikhwelama
@azaphonjovu2097
@azaphonjovu2097 Жыл бұрын
Hi cc Hlengiwe kuchazani ukuphupha inyama yangaphakathi ibiphekiwe kungathi iyabiwa
@phumzilemakae6111
@phumzilemakae6111 Жыл бұрын
Molo mama ndithemba uyaphila kusekuhle nakum mama ndicela ukubuza xa uphupha ubona inkomo zomlambo usecaleni komlambo uyazibona zinkomo kodwa zehlukile kwezinye inkomo eziqhelekileyo ukuze ndiqiniseke zezomlambo ndibone enye ingena emanzini enye itshiyeke indijongile lonto itsho ukuthini enkosi mama
@itsintelligent_techskills6971
@itsintelligent_techskills6971 Жыл бұрын
✌️💯
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@zamawelasemadondo7546
@zamawelasemadondo7546 Жыл бұрын
Kwenziwani uvuka ekuseni kube ngathi ushile intshasuku emzimbeni
@lindiweprecious4705
@lindiweprecious4705 Жыл бұрын
Sawbona Sisi Hlengiwe Ngicela ukubuza Ukuthi Kusho ukuthini ukuphupha ngibanga ingubo yami yokugqoka nomunye umama engingamazi
@zanelejoyce5040
@zanelejoyce5040 Жыл бұрын
Sawbona cc ,ngicela ukubuza kth njalo nje nginokuphupha ngidla but into esingithusa mnj sekunento engathi imile emphinjeni ,kunovalo olungishasa kabi.ngicela usizo
@khanyimngomezulu5462
@khanyimngomezulu5462 Жыл бұрын
Sawbona Cc ngicela ungichazele leli phupho, Ngiphuphe ngibona ama toilet rolls (tissues) amaningi ku plastic eli transparent. ingabe achazani ama tissue?
@bettybiko4449
@bettybiko4449 Жыл бұрын
Sawbona sis hlengiwe ndicela ukbuza xa uphuphe amazambane amaningi kuthetha ukthini sisi?
@hlengiwemkhize5003
@hlengiwemkhize5003 Жыл бұрын
Ngiyabingelela Cc ngicela ungisize nginamaphupho angihluphayo elokunqala ngiphuphe ngibuza izinkomo zami ukuthi sebuyile yini kwathiwa Yebo elesibili ngiphuphe ngibona amathuna amaningi amasha la ekhaya amanye ebekwe amakhadi okuhola isibonelelo sahulumeni elokuncina .......kukhona UCC engizwana naye uthe ungiphuphe ngibutha amatshe ngasesangweli lasekhaya abefana namatshe asefuleni emnyama ngicela ungisize
@som6577
@som6577 Жыл бұрын
Sawubona maMbotho. Ngcela ungisiza mayela naleli phupho. Ngipha ngidlala ibhola...iqembu lami lidlala against iqembu elidlalelwa umdlali owusaziwayo odume umhlaba wonke. Engikunakile eqenjini lami bekunomzala wami (uMfana ozalwa umalume) lomfana njalo akanginiki mina ibhola ngisho ngimi phambi kwakhe..uncamela ukunika umuntu oseceleni. Ngigcine ngihluthuka emoyeni ngamtshela ukuthi ngiyayibona lento ayenzayo. Ngayeka lapho ukudlala. Ngingajabula ukuzwa incazelo. Ngyabonga
@bhekithembamdakane1814
@bhekithembamdakane1814 Жыл бұрын
khona engifuna ungisize ngako
@debrabusakwe9538
@debrabusakwe9538 Жыл бұрын
Sawubona Mam Mbohho lichazani eli phupho ngiphuphe ngilahlekelwe zizicathulo ndibuze umama wam owatshona ziphi izicathulo zam athi keyena akazazi ...umama wam wayengumuntu owayesela.ethanda uthatha izinto zam azithengise ,ngiphupha ndisekhaya kwi khaya endandikhulela kuyo ndiphuphe ingathi ndiya khala ndikhalela izicathulo zam ndifuna uzinxiba intliziyo yam ibuhlungu ngazo kodwa uthi umama akazazi uyaziphika
@busisiwembena6798
@busisiwembena6798 Жыл бұрын
Sawubona umtana ka sister wam uhluswa yiphupho libuya njalo uphupha esemghcwabeni ka mama wakhe kodwa abe kade washona sekwedlule iminyaka emininzi washona
@mntwan_wamakhosi
@mntwan_wamakhosi Жыл бұрын
Thokoza Gogo ngyafisa kufonela ngichaze ndaba yam ngihlushwa imimoya lana njalo ngo 12am to 4am kunzima ukulala mangilala vele ngiphaphame nakhona nje ngivuswa ilento engath iyangithinta and sometimes ngilwa nayo lento ngikomoya njalo njeeee
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
Kumele uzame ukukhuluma nabo abakuphethe ngoba ibona abasuke bekuvusa ngoba benenhloso yokukufundisa izinto uwedwa kungekho ozokuphazamisa mzama ukungena kuwe ekhanda emicabangweni yakho okungesikho ukuthi uyazicabangela mase uzama ukukhuluma nabo bazokuphendula
@mntwan_wamakhosi
@mntwan_wamakhosi Жыл бұрын
@@hxmbotho3458 mmh ngyezwa Gogo but angaz ngaqala ngithin ngob hlez ngokhuluma nabo ngith ngiyanizwa ukuth nifuna ukukhuluma but angaz ukuth sikhulukumisana kanjan nabo yabo ngob mangivuswa ngiyezwa kuth umoya uyashitsha lana ngob ngizwa kudikiza umzimba nase zinyawena nasekhanda futhi ngizwa ngath kushawa umoya ekhanda uma zobona emakhoneni e roomin yam amahlehlo Ami ngathi ayacwayiza Gogo mina angsaz ngenzenjan lokhu nje kwenzeka lento kumina angisalali nhlobo ngilwa nalezinto nje everynight
@getrudenyoni299
@getrudenyoni299 Жыл бұрын
Thokoza Mina ngiphupha ubhudi wami owashona 6years back now and then. Kodwa leli elanamhlanje lingehlule Ngiphuphe ethenga umbheda omkhulu omhlophe ethi kumina ngifuna lona ngoba uqinile Ngisacela ungisize
@bhekifamkhonto4962
@bhekifamkhonto4962 Жыл бұрын
Unjani... Bengicela kubuta kutsi uma uphupha ubeka imali bo 50c ethuneni kuchazani
@bhekithembamdakane1814
@bhekithembamdakane1814 Жыл бұрын
cc ninjn cela ukubuza ukuthi uma uphupha ujahwa ubhejane ekhaya ngaphakathi kodwa ingwe ebovu yona yanginuka kuphela cela ne number yakho uma ingekho inkinga ngiyabonga
@duduzilecharlotte6417
@duduzilecharlotte6417 Жыл бұрын
Thokoza gogo waze wamuhle
@nkanyisokhetho388
@nkanyisokhetho388 Жыл бұрын
Cela buza kuchazani ukuphupha nijikijelana ngamatshe nilwa ngawo?
@eliasmogapi307
@eliasmogapi307 Жыл бұрын
Thokoza Gogo.Mina kumele ngiyenze umesebenzi okugeza ekhaya for umdeni ose undlolile kulo mlaba.Bengiphahla ngicela ukuthe bangibonise isilwane for loyomsebenzi.Manje ngiphuphe imbuzi emhlophe ephuza amanzi emfoleni.Now I'm asking if it's a goat I have to slaughter or is the one u r talking about yokuthe mina ngicolumela abadala?
@ongafiyomabotshwa8266
@ongafiyomabotshwa8266 Жыл бұрын
Danko
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@ongafiyomabotshwa8266
@ongafiyomabotshwa8266 Жыл бұрын
Yah eish
@delsilenkwanyana6457
@delsilenkwanyana6457 Жыл бұрын
Ngake ngaphupha iphupho lembuzi emhlophe kodwa iphakathi edamini amanzi akhona anqolile kungathi yayingaphansi kwamanzi imiza
@ncebamadiba2573
@ncebamadiba2573 Жыл бұрын
Ngisa cela ukubuza loku ukuzphupha izinja zikuluma or zifuna ukukuma uze ubaleke
@philanizaca755
@philanizaca755 Жыл бұрын
Thokoza ngicela ukubuza ukuphupha umuntu elusa inkomo zakubo engadini yakithi kunombila wakithi otshalile bese ngishaya ngizikhipha ensimini adinwe umelusi kusho ukuthi.
@getrudenyoni299
@getrudenyoni299 Жыл бұрын
Thokoza Imbuzi elele embhedeni langaphansi kuneyinye?
@gracemaruma4982
@gracemaruma4982 Жыл бұрын
Hello Sister. what does it mean, In my dream we were reburing my father who past away in 1973, the body was still fresh.
@sarahmahlangu7126
@sarahmahlangu7126 Жыл бұрын
Thokoza. Ngiphupha umfana wami eboshwa jikijiki sekakhululiwe kodwa ushayiwe,ushisiwe emzimbeni, ngikhathazekile ngicela incazelo👏
@lungadaniel9025
@lungadaniel9025 Жыл бұрын
Uma uPhupha uphuke imilenze yomibili(Dislocation) phecelezi.
@bongmusandlovu2742
@bongmusandlovu2742 Жыл бұрын
Thokozani ngcela ukuzwa elami likanje.. Ngiphuphe engathi ngyolanda ingane eskolen ngiwumalume.... Mase ngime ngaphandle kweskole kuqhamuke ingane eziw2 ezgibela kweny imoto zithi zicela ukzogibela le enghamba ngayo... Kusenjalo kwangathi ngemoto enghamba ngayo seishintshile seyiyintsha
@mzwakhemsimango4459
@mzwakhemsimango4459 Жыл бұрын
Sawubona nkosazana, Siyabonga yazi MaMbotho waze wangisiza sengike ngaphupha inkomo ihamba nenkonyane kodwa lenkomo iyaxebuka ngathi ithelwe nge acid la eceleni esiswini sayo kodwa ayibonisi ukuzwa izinhlungu.
@nkululekongcece9374
@nkululekongcece9374 Жыл бұрын
Unjani empilweni sisi Hlengiwe ngithemba ukuthi uyaphila bengicela contact number yakho
@siphiwekubeka8862
@siphiwekubeka8862 Жыл бұрын
Sawubona cc kushoni lokhu ngiphupha ngisesontweni umfundisi uthi angihlale phansi uzongiprofetha ngemphela ngihlala phansi sathi uyakhuluma kuvele usisi wami ephethe induku egold ayimise phambi kwethu athi lomfundisi nayi i-ark ngisamangele uSisi wam ngimbone usehlezinathi umfundisi akasakhulumi athi asisuke siyohlala emuva ucc nomnyeni wakhe bayasilandela umfundisi athi angifuni Nina plz jikani bajike balethe ubisi ngebhavu athi umfundisi lomfana ngifuna abone athathe inkomishi akhe ubisi athi ngibiza nina oshukela ngoba nimnandi not osawoti ongoba bona ngiphaphame
@xolaninkosi888
@xolaninkosi888 Жыл бұрын
Sawubona Sisi ngcela ukubuza uma uphupha udutshulwa umuntu ongamazi kodwa kuphinde kube uye ofuna ukuknceda ene futhi bengiphima amanzi langidutshulwe khona not igazi
@lungisanimngomezulu8529
@lungisanimngomezulu8529 Жыл бұрын
Bengisacela onenamba angiphe ngifisa ukufona ngibuze okuthile
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
061 400 7521
@thabithashongwe1346
@thabithashongwe1346 Жыл бұрын
Hello. Can i please have your numbers? I had a dream that i need explaining to. Please let me know as soon as possible. Kusho ukuthini ukuphupa umbha ithuna kodwa ungatholi lutho phakathi
@lungelomajola7522
@lungelomajola7522 Жыл бұрын
Khohlwa ngeke akunike nami wathi amfonele kodwa wangashiya iNumber ngashiya eyami lutho ukuthi abuyele kumina wamane wangiziba mase ngimbuza ukuthi sokhuluma kanjani ngingenayo iNumber yakhe
@phiwokuhlesizwe5550
@phiwokuhlesizwe5550 Жыл бұрын
Thokoza .bengisacel ukubuz kusho ukuthiw gogo um uphupha usemanzim amhlophe ukhelele igubhu size sigcwale.emva kwalokho kwaqhamuka nobhut wam wanginik isgubhu esncolile ngasiwasha khon la ngafak amanzi nakuso .
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
kubika inhlambuluko ekumele yenziwe ebephakathi kwabadlula ekhaya lenu kodwa bakhona abazikahle ngkwenzeka iyona edingakalayo edlozini lakho ukuthi ikhulunywe
amaphupho asho ukuthakathwa kuwe
7:30
HX MBOTHO
Рет қаралды 35 М.
BAKUPHAZAMISA KWIMPUMELELO YAKHO MAWUPHUPHA LOKHU
12:05
HX MBOTHO
Рет қаралды 23 М.
Smart Sigma Kid #funny #sigma #memes
00:26
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 9 МЛН
Каха заблудился в горах
00:57
К-Media
Рет қаралды 10 МЛН
Secret Experiment Toothpaste Pt.4 😱 #shorts
00:35
Mr DegrEE
Рет қаралды 39 МЛН
A little girl was shy at her first ballet lesson #shorts
00:35
Fabiosa Animated
Рет қаралды 17 МЛН
Into eyenza amaphupho angacaci nendlela yokuwavula
17:44
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 37 М.
Ukuphupha Amaphupho Empumelelo.[0780046059]
9:47
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 56 М.
shembe; Mfundisi Ntombela ekhaya lemphefumulo ngiyisiboshwa
17:04
Ubuhle bo Nyazi TV
Рет қаралды 8 М.
IMFIHLO YAMANZI.
14:14
ESIGODLWENI SEDLOZI KWAZULA'YITHOLE
Рет қаралды 433 М.
Ukuphupha ugula | @pastorweningi
3:30
Nufliq
Рет қаралды 1,6 М.
Amaphupho Asho ukuthi uyoceba ugwilike
5:45
HX MBOTHO
Рет қаралды 67 М.
UMOYA OKULIWA NAWO YILO
31:11
HX MBOTHO
Рет қаралды 16 М.
Ukuphupha ingulube kubika lokhu
5:06
Sichaza amaphupho
Рет қаралды 1,4 М.
INYOKA AYIBONA ABANTU ABADALA
15:24
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 80 М.
Smart Sigma Kid #funny #sigma #memes
00:26
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 9 МЛН