AMAPHUPHO asho IMPUMELELO kuwe

  Рет қаралды 50,679

HX MBOTHO

HX MBOTHO

Күн бұрын

lamaphupho asho isethembiso sempumelelo kuwe

Пікірлер: 225
@SontodoriszwaneZwane
@SontodoriszwaneZwane 8 ай бұрын
ngicela kubuza ngiphuphe ngikhuluma no brother wami osowashona ngimubona adumbe ubuso ngazathi bebamushaya lapho ophusheni sengiyakhala
@nenekaziifaithnyamane2445
@nenekaziifaithnyamane2445 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu izichazelo zamaphupho
@SandileShabalala-p3e
@SandileShabalala-p3e 10 ай бұрын
Mowusuke uphupha umfula omkhulu omuhle unamaflower
@mbonisimzobe2533
@mbonisimzobe2533 10 ай бұрын
Syabonga sis ngyathemba ukuty if ngiwaphupha emaningi amaqanda kusho same thing coz ngike ngiwaphuphe esezidlekeni
@nontsikelelontuli4449
@nontsikelelontuli4449 2 жыл бұрын
Siyabonga ukusichazela MaMbotho futhi uchaza kahle.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@thulisilekhumalo4493
@thulisilekhumalo4493 Жыл бұрын
Amen ngicela ukubuza uma uphupha amaqanda but awa afa kusho ukuthini
@siphondzimande6564
@siphondzimande6564 7 ай бұрын
Sanibonani Gogo hlengiwe ukuphupha uphunyelwe nge 🆔
@mfanelozondi5464
@mfanelozondi5464 Жыл бұрын
Ngcela ukbuza ukuthi kuchaza ukthin ukuphupha insimu kamoba oshisiwe engathi uyawuvuna.
@BeautyMhlophe
@BeautyMhlophe Жыл бұрын
Gogo sawu bona ngiphuphe umkhulu enginga Mazi angipha imali engaba 100rand ethi ngithenge umbila wezi nkukhu zami
@NhlakahhZwiderr
@NhlakahhZwiderr 9 ай бұрын
Nhlanhla phela leyo
@LondiNgubane-r8l
@LondiNgubane-r8l 9 ай бұрын
Nathi sikufisela impilo enhle cc nokusivula umqondo 🎉
@BusisiweSindane-t4v
@BusisiweSindane-t4v Жыл бұрын
Sawubona sesi ngixela ukubuza uma uphupha inkomo ezimbili ezibovu kutjho ukuthini and uma uphupha u drive imonto njalo
@bangizwane8689
@bangizwane8689 Жыл бұрын
Sabona gogo ngiyabonga kakhulu mina ngokusifundisa ngiyawa thanda amaclasi akho
@khulekanintuli8677
@khulekanintuli8677 Жыл бұрын
Thokoza gogo, ngicela ukubuza ukuphupha inkomo ebomvu ihlatshwa ingafi kalula bese ethi lo oyigwazayo kusho ukuthi lenkomo inombungu esiswini, nangempela inkomo izale inkonyane liphume liphila lizihambele
@mpendulonkosi9019
@mpendulonkosi9019 2 жыл бұрын
Siyabonga sesi mine ngabhupha ekhayalami kubhuma tinkukhu letiningi phansi kwemhlabathi and tinkukhu tesindu. Yokugcina yayinhle inemabalabala yase ivula izimpiko iyajikeleza lapha emabaleni mingase ngiyathuka kakhulu. Kanti usisi wami yena ongilamayo uphume inkukhu i khiciza macanda lamaningi le shell imhlophe bha then after yakikizela yanyamalala. Ingabe achazani lamaphupho.ngiyabonga
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
lenkukhu yayinsundu isho ukuthi bantu bakini bangsekhoyo bavaliwe ngayo lematheneni abo ngoba iphuma kumhlabathi nje ,manje kudingeka ukuthi nihlambulule mathuna nomuzi wakini kuze kuphele lento yokungcoliswa kwamathuna kubo bakutshengisa lokho kanti lokhu kasisi wakho kusho ukuthi uma ningalungisa lento kuyokwenzeka izinto ezihle ngoba asho inhlanhla amaqanda ekhona kodwa ninganakile ukuthi ikhona ngyabonga
@jabusimphiwe9808
@jabusimphiwe9808 Жыл бұрын
Gogo ngiyavusela kuwen cela ukubuxa kuchazen ukuphupha igceke liclean
@brightthepower9404
@brightthepower9404 2 жыл бұрын
Sawubona gogo mina kunendawo engfuna ukwakha kuyona ngaphupha nginyukela kuyona ngabe kusho ukthini
@NomvuyoMagini
@NomvuyoMagini Жыл бұрын
Ngicela kubuza iphupho engiliphuphile ngiphupha amanzi amnyama ngathi afakwe insizi yamalahle kodwa ahlukene phakathi kukhona intaba khona la emanzini enye ngenhla intaba iphuma amanzi aklini ayongenisa kulawa angathi amnyama anamalahle ngicela kubuza ukuthi kuchazani
@BongiweShenge
@BongiweShenge 8 ай бұрын
Uphupha imagine ehlophe nengamaphepha ngiyifaka kuplatiki
@MariaSiphokaziGwanya
@MariaSiphokaziGwanya 11 ай бұрын
Siyabonga
@thokozanizwane6170
@thokozanizwane6170 2 жыл бұрын
MtakaJehova mina ngaphupha ngithunywa umama ukuthi nglande izinkomo esethetha engathi Uma ngithi ngyazama ukuzilanda lezinkomo ezangimangaza ngoba ngafica zibomvu zikhuluphele zicwebezela zizinhle kakhulu Kodwa mesengithi ngyaziqoqa ziningi kakhulu zavele zasaphazeka kwaze kwaba kabili ay ngadikila ngaziyeka ngehla ngaya ekhaya Kodwa kwathi esengithethisa umama wami ngloku ngimudakhela ngabona engathi ugogo ozala umama uyaziqoqa nje zyamuzwa Waze wabuya nazo ngazathi wayesivakashele kulezonsuku khona ephushweni ngajabula ke sezibuya Kodwa ngamangala ukuthi ugogo esegugile uzikhone kanjani lezinkomo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthikukhona ouksazoba nzima empilweni yakho kodwa uyolekelelangugogo wakho ukuze kulunge konke uhlule izitha ongazaziyo zibe zinawe la ukhona
@thokozanizwane6170
@thokozanizwane6170 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 ngyabonga kakhulu mhlawumbe akukho ekmele ngimenzele khona ugogo ukuzicelela Noma ukuphendula kuloku okushiwoyo ileliphupho njengoba sewungichazele Noma ngihlale nje ngilinde
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
qala ngokuthi utshele umama wakho ukuthi wena uzokwazi ukumela yonke into ngoba kukhona okuyimali okumele kube khona kue kodwa babona uhluleka ukuyiphatha ngenxa yokunganaki kanye nezitha maziseke umama wakho ukuthi zonke lezozinto uyozinaka kakhulu futhi uzinqobe ngoba ukutshengisile usuyazi khuluma naye noma ngabe usekamellweni lakho lokulala ukuze oyokuphiwa kungakulahlekeli ngenxa yokunganaki ukuthi unezitha
@puritytabete2149
@puritytabete2149 2 жыл бұрын
Molo cc Hlengiwe ngicela ukubuza....nginabantwana babafana 2....kodwa ngihlushwa yiphupho nginokuphupha lothumbu wam engathi usemncane langiba khona naye ukhona kona kungekubi.... ngimangazwa ukuthi uhlale emncane
@thulimagugu3251
@thulimagugu3251 2 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu. Waze wafundisa kahle. Sacela ukubuza kushoni ukuphupha usesitolo usuyothenga izingubo zokuqgoka, made uyìbonile engle mawuthi uyayiqgoka bese eyithatha lomuntu ohamba naye. Amen
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho isikweletu okumele usiqede kungabainto ekhaleleka edlozini noma esomuntu othize noma esitolo
@thulimagugu3251
@thulimagugu3251 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 Sengiyabonga kakhulu for a response gogo. So reliable... May God Protect you...
@nomsazikhali4882
@nomsazikhali4882 2 жыл бұрын
Sanbona gogo nhicela ukubuza uma uphupha unyezi kodwa omunye umkhulu omunye umncane ukuthi kusho ukuthini ngibonge🙏
@wildridesandeasy1628
@wildridesandeasy1628 2 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu cc ukusifundisa ngamaphupho minake ngiphuphe ngithenga usukela
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi yenza itiyanyana nje ukuzebakuhle nakuwe ngobani na ukuthenga kusho ukushintshana ngento edingwa othize umuntu ukuze naye aqhuke nokunye kwakhe akufisa ukukwenza noma iqhubeke into yakhe naye ,ushukela usho okuningi ke okuhle futhi nangokuba izinhlayiya ezincane kusho ukuba nayo leyonto ibeningana ikwenzele izinto ezahlukene ngoba nawe uyazi ukuthi usebenza ezintweni eziningi ezahlukene ,ngaleyondlela leyonto iyokusiza kokuningi okudingayo nawe
@phindilethusi503
@phindilethusi503 10 ай бұрын
Thokoza gogo Uma iqanda liwrla kuwe lisuka enyonini liphahlakele kuwe kusuka ekhanda umzimba wonke kufike ezinyaweni kungelumhlophe iqanda kusho ukuthini
@LondiNgubane-r8l
@LondiNgubane-r8l 9 ай бұрын
Ccwamy ngicela Inumber Mina
@ncebamadiba2573
@ncebamadiba2573 2 жыл бұрын
Siyabonga kuhle bhotho
@nomasonturegina2306
@nomasonturegina2306 2 жыл бұрын
Gogo Hleng uma uphupha isishawa sengathi uyaprofitha yenza njani ngempilo yakho
@bonisilenkosi7168
@bonisilenkosi7168 2 жыл бұрын
Sawubona gogo. Kuchazani ukuphupha ulunywa izintuthwane ezimnyama ezinengi...
@NhlakahhZwiderr
@NhlakahhZwiderr 9 ай бұрын
Amen sisi
@mariantimane8578
@mariantimane8578 2 жыл бұрын
Wishing u good luck
@VuyelwaDlamini-q4t
@VuyelwaDlamini-q4t Жыл бұрын
Thokoza gogoe ngilokuphupha amaqanda efile kungabe kusitshoni
@nonkululekotheoane8570
@nonkululekotheoane8570 10 ай бұрын
Sawubona gogo, mina ngiphuphe ubaba wami oseshonile eqhuba imoto ngizongena kuyo ngabona enye ima phambi kwayo bamdubula ngamemeza abantu ukuthi basize sishaye lowo muntu ngamatshe kodwa benqaba ngakhala ngimemeza ngabona kuvela amaphoyisa ne ambulance wabe sekeshonile
@gracesimelane3567
@gracesimelane3567 2 жыл бұрын
Omkhulu bomkhulu noMvelingqangi akubusise nawe gogo ukuhlaziyela bskunzima ukuphupha ungaaondi.,siyabonga kakhulu ,wegogo ngaphupha ihhashi elimhlophe lawa anezinsepha exinde elihle kodwaa ngathi elami lilapho ngisebenzela khona ,laphuma ligijima, ngalilandela ,phambili ngathola amanye afana naleli lami kwase kuthiwa khomba elakho ngase ngihluleka ukulikhomba ,
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
wawukhonjiswa ukhokhobezi wakho ohamba naye ukunguyena ophethe yonke imindeni yakini kwakufanele uhluleke ukumkhomba ngoba ungumuntu omkhulu kakhulu onomoya ohlanzekile futhi ozwa yonke into nonomoya ohamba kakhulu yonke indawo ongajwayele ukuthi aziveze kweminye imindeni koda kumele ukhulume naye ukuthi ucela ukwazi ukuthi uthini uzokutshela
@fundilifemncwango-vi1ud
@fundilifemncwango-vi1ud Жыл бұрын
celkubuza ukuphupha ugogo (sengasho) ukhokho kanje ngoba angimazi. kodwa ngimazela esthombe ukuthi lo ngiyamazi uyisangoma
@HLENGIWELunga
@HLENGIWELunga 2 жыл бұрын
Thokoza gogo ,ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha nifuna ukutshela umngani wenu nomyeni wakho ukuthi niyahlukana,vele sihlela kona ukuhlukana okwangempela. Kodwa singakamtshele avele akhumule abenqunu afune akulala nami phambi komyeni wami, Kodwa umyeni wami athule .ngabe kusho ukuthini
@KhanyisileMDLETSHE-y5e
@KhanyisileMDLETSHE-y5e 11 ай бұрын
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ubona izikhukhula usathi uzohambaphi uvele uyibone ndawo Yokohama ufike endlini
@namhladlomo1140
@namhladlomo1140 7 ай бұрын
Ave uhloniphekile
@phumzilehlabisa6283
@phumzilehlabisa6283 2 жыл бұрын
Thokoza gogo ngiphuphe ngidlala imishini ngawina imali kodwa egold ngabona amazi ngabona ne tiger ngiphuphe into eziningi nje kanye kanye
@ziphomakhunga1166
@ziphomakhunga1166 Жыл бұрын
Thokoza gogo...ngivuke nephupho elingididayo, kushuthi bengihamba endaweni engingayazi ngahlangana nomuntu owubaba engingamazi wathi Kimi ngizoba uMongameli/ President esikhathini esizayo. Manje iyangidida lento ngoba angikho Mandla kwezepolitiki ukuthi lobaba ubeqonde ukuthi I.
@isabellagreenbeck3268
@isabellagreenbeck3268 Жыл бұрын
Thokoza gogo ngiyabonga ngencazelo, ngaphupha amanzi acwebile ngibona ishlabathi esikhanya njengesolwandle ngabonga ufish omkhulu, elinye amangqanda ebengaphukile kodwa at the end of each egg the Crack but not broken makwande gogo ukhule ngiyabonga
@thamikhoase6412
@thamikhoase6412 2 жыл бұрын
Sawubona Makhosi, this morning ngivuka nephupho ngizibona ngishayela imoto eblue entsha eyi 4x4 and I normally write my dreams. As soon as I finished writing it ngavula i KZbin and the 1st video that came up was yours explaining iphupho le moto. I was so shocked cause I didn’t even search for it and also I’ve never seen your channel before so I’m grateful that abadala bangithumele kuwe, ngiyabonga cause I got to listen to most of your videos already. Ngicela uMdali nabadala bakubusise bakwandisele. Ngicela ukubuza Makhosi,uma uphupho uzibona usesikhathini futhi uze ulithinte legazi kusho ukuthini?
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho into ethize embi futhi ewumbhulelo ebikuwe emzimbeni idala inkinga kodwa unganakile manje idlozi lakho ligcine selikwazile ukuthi liyisuse kuwe ingakho uzophupha kanjalo kufana noma uphupha uphalaza kusuke kuphela idliso nakuwe ke bekuphela okuwumbulelo ubuhleli esinyeni sakho
@ngulubefumi7868
@ngulubefumi7868 Жыл бұрын
​@@hxmbotho3458ukudidiza kwemehlo laseleft kusho ukuthin8
@ngulubefumi7868
@ngulubefumi7868 Жыл бұрын
​@@hxmbotho3458 sawubona ukudidiza kwemehlo laseleft kusho ukuthini.futhi enye into ngilwa nomkhwenyana wam everyday kwathiwa esontweni abaphantsi abamfuni ngenze njani
@VuyelwaDlamini-q4t
@VuyelwaDlamini-q4t Жыл бұрын
Ischitho
@mlungisijali9562
@mlungisijali9562 2 жыл бұрын
Gogo thokozo, aibo gogo Loyamelaphi wendabuko uyaqubeka nalezinto azenzayo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngicela ungichazela ukuthi ubenza ini ephusheni
@mlungisijali9562
@mlungisijali9562 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 Ephupheni ngizibone ngiwa entabeni mengiwa ngagcina ngibambelela ngezihlahla ngaze ngakwazi ukufika phamsi kahle ngingazangengilimale mangifika phansi ngifika sengathi isemgedeni othize kukhona loyaMlaphi wendabuko isimo engikuso esokuthi angimuxhwayi into ebe isiyenzeka ukuthi yena umlaphi wendabuko ebesequbeke nakwenzayi mina ngilele phande futhi angibhekile ngakuyena kodwa yena ulokhe ebusy emvakwami emvakwalokho kwasekuqamuka ubaba ongizalayo ehamba nomphakathi wangasekhaya bezongilanda khona lapho ehlathini kuloyomgede, umaSengihamba mina ngiqale ngixhawule lomelaphi wendabuko ngizengishaye ngisho ismile ngendlela yokuthi angixhwayile noma angithukile, ngasengizibona sengingasekhaya ngihlangane nomunye wabafwethi esizwana nabo sime sixoxe right outside igceke lasekhaya meseke mina ngiyangena ekhaya ngifice egcekeni ubaba ongizalayo njengenjwayelo enabangani bakhe bemi eduze kwemoto engazuthi iyisilahla bancikile kuyona nami ngifike ngibajoyine ngize ngizimelele ngalo iwindi mese leliwindi ngiyalibulala ngephutha mese umnikazi wayo imoto afune ukungishaya ngilokhu ngihlehlanyova mesengithi ngiyamubheka kahle lomuntu mufishane okwengane kodwa ebusweni ukhulile uyamubona ubaba omndala, melokhu efuna ukungishaya minangyaxolisa ngithi kuye ngicela ukulikhokha iwindi ngizokunika imali ulilungise kodwa yena akanendaba nalokho, ngibaleke ngize ngingenengaphakathi endlin ekhaya naye kubesengathi uyangena mese ubaba wami ongizalayo ezekuthi akulumenayo lomuntu athi yabonake manje usuzoxhabana nami mese ubaba atshele mina ukuthi angikhululeke ngeke angenzelutho lomuntu, emvakwalokho ngibone ukudla phezu kwetafula mese ngiyaphaphama ephusheni, lapho sengisabo ngisho nokulala isikhathi abo 3 ekuseni
@elizabethncube6303
@elizabethncube6303 2 жыл бұрын
Ngicela ukubuza kusho ukuthi ukuphapha umuntu osewashona enqoke I t-shirt emnyama
@lindanilanga7573
@lindanilanga7573 2 жыл бұрын
Sawubona sis ngicela incazelo yephupho engivuke nalo ngiphuphe indlu enkulu lezi zaseslungwini ngathi umuzi wasekhaya kodwa mangingena esangweni ngathi kunamadoda alele eceleni kwesango ngaphakathi ngathi aphuzile and angiwazi mangifika ngaphakathi egcekeni kune zalukwazi ezihleli eduze komyango cishe 5 or 6 mangibingelela bengavumi ngiphinde ngibingelele kuvume oyedwa kodwa izalukazi engizaziyo zasendaweni mangiyongena emyango kunama step about 4 engiwakhuphukile ngingena endlin ngaphakathi indlu inhle kunengane zami nomkami ngathi umuzi nje wethu indonga ngaphakathi zimuhlophe
@sinikiwebiyela788
@sinikiwebiyela788 2 жыл бұрын
Bese kuzoba ama Orange esesihlahleni
@Okayyyyyyy23
@Okayyyyyyy23 2 жыл бұрын
Thokoza Gogo…mina ngiphuphe fish udotshwa umuntu weslisa kwi pool kade bebabili.
@buyizwane9875
@buyizwane9875 2 жыл бұрын
Cc you are the best,,, icacile ayifuni koniwa
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga
@thembie1mthethwa245
@thembie1mthethwa245 Жыл бұрын
Thokoza gogo ngicela ukwazi ngephupho lokuwashsa I uniform yesikole uvele umntanami uphupha njalo esesikoleni nakhoke esephupha e washa I uniform
@bongakonkezitha1099
@bongakonkezitha1099 Жыл бұрын
Uma uphupha izimvu uzibppha zingalahleki
@funekammekwa3962
@funekammekwa3962 2 жыл бұрын
Saubona sisi ukuphipha intuthwane kusho ukuthini
@vincentvusimathabela6617
@vincentvusimathabela6617 2 жыл бұрын
Ngicela ukubuza ukuphupha ukuphuka isitepisi bese usiyehle ngesivinini , kusenjalo uphinde uphuphe umlungu omaziyo owawusebenza naye athi kudala ngakugcina angakhombisi ukuthukuthela. Ngiyabonga.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukthi kunomuntu uzama ukusebenza impumelelo yakho ukuze uphelelwe okukhona nonakho umlungu uthumela isilwane noma usebenzisa isilwane ukuthi akuthakathe uphelelwe onako isitebhisi uma wehla kusho ukuchitheka kwezinto ezithize onazo ngokugangwa koda kuwe ngoba kunomlungi ngyabonga
@vincentvusimathabela6617
@vincentvusimathabela6617 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 Manje ngoba lento sengiyibonile inamandla angakanani , ngiyinqoba kanjani
@dineozondo5451
@dineozondo5451 2 жыл бұрын
Sawubona gogo. Can you kindly do dream interpretation on bags, luggage in dreams. Resourceful videos do not tire, educating us. Siyabonga🙏
@sinikiwebiyela788
@sinikiwebiyela788 2 жыл бұрын
Ukuphepha umoba oqontshiwe onamalunga amarhathu kodwa uwu10 kwaqhamuka abawucelalyo ngabapha
@mbongeniduze9666
@mbongeniduze9666 2 жыл бұрын
sawubona gogo oyisibusiso kithi kuchazani ukuphupha umuntu wesimame oyisiphiwo
@AnitaNtombelaAMN
@AnitaNtombelaAMN Жыл бұрын
Sibonge gogo ngezincazelo, mina ngiphuphe engathi khona okhulelwe ama triplets, ngabe kusho ukuthini
@PhumzileShange-e2e
@PhumzileShange-e2e 21 күн бұрын
Nhlanhla ukuphupha ingane ezelwe
@londiwenkomonde7167
@londiwenkomonde7167 2 жыл бұрын
Kushoni ukuphupha okungaphakathi eqandeni ongalibulalanga
@SnothieMnyoni
@SnothieMnyoni 5 ай бұрын
Ngicela ukubuza uma kukhona okuphuphela igala elicwebezelayo unikezwa kuthiwa giya ngalo kusho ukuthini
@samntulini2114
@samntulini2114 2 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu sisi
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ngyabonga nami
@lungelomajola7522
@lungelomajola7522 2 жыл бұрын
Sawubona ngiphuphe ngibaleka kumane kuqamuke uLwandle ngaphambili mangithi ngiyaqalaza emuva liyeza uLwandle lapho isebusuku ngizibone ngiphakathi nendawo ngimane ngithi Haiy asibhukudeni ukuze sizokwazi ukuphuma ngitshela engihamba naye ephuphweni engingasamkhumbuli manje kodwa agcine engahkangana
@lungelomajola7522
@lungelomajola7522 2 жыл бұрын
Lagcina lungahlangananga ngoba angikhumbuli engithinta amanzi kodwa wona beza impela ephuphweni lolu Lwandle kusebusuku......hlezi ngiphupha ngoLwandle noma ngisePool
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho imi imindeni engasekho kanye nedlozi ifuna ukuthi wena uhlanjululwe noma ubhabhadiswe ukuze izohlanzeka izokwazi ukuthiikusize ezintweni eziningi ngoba kuvela engathi kunabantu okumele bakwenzele izinto ezithize abaphilayo njengobaba wakho kodwa abangazenzi manje sebezizela kuwe ngqo ngoba benethemba lokuthi bazozikhulumela kuwe mhlampe ulalele ubasize wena nabo bakusize
@joycemoyikwa8601
@joycemoyikwa8601 2 жыл бұрын
Yebo cc ngicela ukubuz uma uphupha uhlakula Kush ukuthin
@thembinkosithwala2058
@thembinkosithwala2058 2 жыл бұрын
Thokoza gogo kusho ukuthini ukuphupha inkalankala
@ZabeloMdluli-xq1jm
@ZabeloMdluli-xq1jm Жыл бұрын
Sawubona sister ngcela ukbuza ukt kusho ukuthi ukuphupha unwabu lusetsheni emfuleni luphalaza udaka?
@sbusisostura6106
@sbusisostura6106 2 жыл бұрын
Sabona gogo besacela ukbuza ngihlezi ngiphupha ngithiya futhi ngibamba kwesinye iskhathi ngithola ngibambe amajuba esaphila futhi kwesinye iskhathi ngithola ngibambe impangela engazi kusho ukthini
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi kunomuntu wesilisa ofuna ukuthi ajikijelelwe nikhumule ukuzila kini
@sbusisostura6106
@sbusisostura6106 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 god bless you gogo
@lloyddlodlo5731
@lloyddlodlo5731 2 жыл бұрын
Thokoza Gogo. Ukuphupha uthenga ama candle amhlophe 3, 1 light blue ngema 5rand ma ngiqeda ku thenga ngabona inyosi zibhuza endlini yazo
@idlozi5741Ntandoyenkosi
@idlozi5741Ntandoyenkosi 2 жыл бұрын
Sawubona gogo, ngiyethemba loku engikubuzayo ku relevant to the topic, kusho ukuthini ukuphupha uzigunda izinza(purbic hair)
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ukuphupha ugunda noma ikhanda nje kusho ukwehla kwamandla athize noma ukuphela kwamandla ashintshekwenye into ,shukuthi kuweuchazelwa ukuthi kunamandla akho angase ehle lapho kuwe ubuxwayiswa ukuthi kunento ezokwehlisa amandla akho alapho kuwe ubhasobhe bo ngyabonga
@bongiwesthembispnsuntsha7023
@bongiwesthembispnsuntsha7023 6 ай бұрын
Molo sisi ngabe kuchazani ukuphupha impuphu?
@sboniso.malambanemkhungo-mm7kh
@sboniso.malambanemkhungo-mm7kh Жыл бұрын
Mawuphuphe emaningi mhlambe amatray awu 3 amaqanda ebekiwe kini endlini?
@mothathonamole6139
@mothathonamole6139 Жыл бұрын
Mokhosi ivolume yakho yiphasi kakhulu
@AmandaMaselwa-gd8he
@AmandaMaselwa-gd8he 4 ай бұрын
Cela buza gogo kutsho yini ukuphupha nisidla ukunye nomlingani wakho nisitya
@ellenthandeka3460
@ellenthandeka3460 2 жыл бұрын
Unjan gogo uma uthandaza uzamla uze ukhale iznyembez kodwa ungaphuphi kwenzeka nje uma uthandaza
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusuke kunyuka isithunywa sakho sifuna ukukhuluma okuthize
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ubosivumela usilalele ekhanda lakho uzosizwa
@ellenthandeka3460
@ellenthandeka3460 2 жыл бұрын
Ngyabonga gogo kakhulu🙏🏼
@patiephoko9948
@patiephoko9948 2 жыл бұрын
Thokoza gogo Kugcazani ukuphupha uhlala endlini ephezulu,ukhuphuka ngamasteps ma ungena kuyo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi kunalokhu okuzokhuphula ngokushesha empilweni yakho make wahlangana nakho kumngaba icompany noma ibhizinis thizeni nje kodwa into ezokushintshela impilo ngokushesha nje kuyoziqondanela lisho njalo iphupho
@kingnkocie6333
@kingnkocie6333 2 жыл бұрын
Umaphupha ushadelwa kushoni uqgoke izimphla ezindala ezigugile,kushoni?
@rosengwenya1865
@rosengwenya1865 2 жыл бұрын
Sawbona maMbotho ngabe kusho ukuthini uma uphupha uthola ama watch egolide esandla amaningi amanye awebhande kodwa Lanka egolide ebesemani ngilokhu ngiwacosha etshañini obomile kodwa kuphinde kube nendawo enodaka oluncane amanye abevelè khona odakeni ngiwakhipha khona
@lebohangkhanyile6275
@lebohangkhanyile6275 2 жыл бұрын
Sawubona ke gogo,uphupha ukha oversized izithelo/fruits in your yard
@khanyidube2247
@khanyidube2247 2 жыл бұрын
Thokoza Gogo. Uma uphupha amaqanda emaningana esengama shells uwadobha kusink Mele uwalahle emgqomeni ngoba sephukile ngabe kuyini?
@mduduzingcobo4568
@mduduzingcobo4568 2 жыл бұрын
Ngiyabingelela Nsindana . Ngicela ukubuza ukuthi uma uphupha ibhanoyi lihlala phezu kolwandle kuchaza ukuthini. Aliphahlazeki lihlala kahle nje. Tolo sengothokoza kakhulu ukuthi ungiphe incazelo yaleliphupho
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi kumele ngabe ukude nempilo kude kakhulu koda into iselekulababantu abasolwandle okumele uqale ngabo uyobakhipha abayidlozi lakho ukuze badumise lelobhanoyi elizoqhuba wena ngokwempilo yakho iye phambili
@mduduzingcobo4568
@mduduzingcobo4568 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 Nkosi ikubusise ikugcine ngokusihlaziyela amaphupho ayindida kuthina. Izandla zidlula ikhanda Mshikilana Dlangamandla ,Mazama,Toto malandelwa into ithi ngizeke , sibasa manzini kuvuthe umlilo. Ume njalo Ntothoviyane omazinyo aluthotho.
@siphelelentshangase5563
@siphelelentshangase5563 2 жыл бұрын
Ninjani Gogo, Mina ngiphuphe umuntu obevela ngezandla kuphela efuna ukungithela ngeqanda elifile kade eliphethe ngesandla kubonakala ukuthi amaqanda abemathathu, kodwa ngibalekile akangangithela , kuqale kwaba zinkomo ezimbili ezibomvu ezinamabala amhlophe kugcine zishitsha ziba amantombazane amabili,
@nogwazabongiwe5804
@nogwazabongiwe5804 2 жыл бұрын
Gogo kuchazani ukuohupha umuntu waking onasekho ekhulelwe
@nonhlanhlashezi6843
@nonhlanhlashezi6843 2 жыл бұрын
Sawbon gogo cela ukubuza kusho ukth phupha decorate kwakuhle silver and diamonds afta Dat ngabon sengiqoqa ngath saba ukth if ngishiya zofa ngiyabonga
@frankjelencube7261
@frankjelencube7261 Жыл бұрын
Sabona Cc for the past 4 days ngiphuphe amanda ngaphupha ama coins ngiwacotsha pansi oR2 ngaphupha ngi graduator ngazophupha ibhubesi elimhlophe
@hlengiwembatha713
@hlengiwembatha713 2 жыл бұрын
And Gogo Hleng what does dreaming of bread mean?
@zandilengcobo49
@zandilengcobo49 2 жыл бұрын
Sawubona gogo cela ukubuza ukuthi lisho ukuthini iphupho lengane elahlekayo ingatholakali
@nomondemunisi343
@nomondemunisi343 Жыл бұрын
Hey zandi. Any help with this dream iv dreamt about it too
@jabulileshongwe3599
@jabulileshongwe3599 2 жыл бұрын
Sawubona gogo uma uphupha umnyeni wakho loshonile ekuvakashela ejabulile ekulethele ukudla kusho kuthini
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
usuke eveza ukuthi unani lapho ekhaya uyidlozi elihle kunina futhi uzonisiza kwenikufunayo
@jabulileshongwe3599
@jabulileshongwe3599 2 жыл бұрын
Sawubona gogo ngiyabonga kakhulu God bless you
@charlenenel1031
@charlenenel1031 2 жыл бұрын
Ukuphupha uthandwa ngumunntu ongazange uzwane naye
@buyiletshabalala6897
@buyiletshabalala6897 2 жыл бұрын
Gogo if ngiphupha ngigibela istebhisi mangifika phezulu sawa nami istebhisi ?
@beemabee80
@beemabee80 2 жыл бұрын
Ukupupa ubona ulwandle nihamba ningu6 but ungangeni Wena kushoni wegogo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
ubukhonjiswa ukuthi unabantu abadala okumele ubanake ngoba bakuwe ,uma ubanaka bayokugada njalo zande nezinsuku zakho okudlula abanye abanye bahambe emhlabeni phambikwakho usale wena
@rosengwenya1865
@rosengwenya1865 2 жыл бұрын
Thokoza gogo ngicela ukubuza uma uphapha ucwala intaba ngize ngifike ekugcineni kwayo ngize ngibone yonke into esemhlabeni kuze kuheleze umoya omnandi ngyabonga
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
lisho impumelelo ukuthi uyophumelela ekugcineni kwazinkinga zonke osazohlangabezana nazo kodwa uyozinqoba
@rosengwenya1865
@rosengwenya1865 2 жыл бұрын
Ngyabonga kakhulu Jeñhova akubusise kwande lawthatha khona
@Tobyfootballlreels
@Tobyfootballlreels 2 жыл бұрын
Sawubona sis siyabonga ngalezincazelo, I listern to them ngasosonke osikhathi My question is Kushiro ukuthini ukungaphuphi nhlobo , my all family past long time , I mean my mom, grandma, grandpa, my two mom siblings, I’m now the eldest amoung all my couzins uzingane ezashiwa ngu momKhulu. Sengiqala ukuphatheka kabi ukuthi angiphuphi ngamuntu jubilee bonke labantu, cha ukuphupha nje angiphuphi for past 5 years if I’m not mistaken
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
lalela lowomndeniuboshiwe koda uwena ozowukhipha ekuboshweni ngicela ukuthi wenze lokhu ,khanyise amakhandlela awu 6 amhlophe ucele ukuthi bakwazise izinto eziyizinkinga kubona sizoqala lapho siye siqhubeke
@smntombela8268
@smntombela8268 2 жыл бұрын
sawubona makhosi uma umphupha Amanda abhoyiliwe uwadla nodadewenu ongasekho kusho ukuthini na ngibonge usazophendula
@khulekanimadondo4856
@khulekanimadondo4856 2 жыл бұрын
Uma uphupha ugula kodwa ube ungaguli
@ellenthandeka3460
@ellenthandeka3460 2 жыл бұрын
Unjan gogo ukuphupha umuntu ekushaya ukhala
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kuyenzeka kube isitha leso esisuke sikwenza okuthize kodwa usihlule kugcine wena ususihlula mase kuba kuhle kuwe okokuqala lokho ,noma usuke unobunzima obhekana nabo kodwa ugcine ubuhlula mase kuba kuhle kuwe
@ellenthandeka3460
@ellenthandeka3460 2 жыл бұрын
Ngyabonga gogo kakhulu 🙏🏼🙏🏼
@charlenenel1031
@charlenenel1031 2 жыл бұрын
Ukuphupha ucabuzwa ngumunntu ongamazi kusho ukuthini gogo
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi kunalo muntu ongamnakile ukuthi uyakuthanda kakhulu ophilayo angakuthobelaakunake akuhloniphengayo yonke indlela .ngaleyondlela uyavuma ukiuthi unguwakho kodwa awazi nedlozi selize lamfuna nalo
@charlenenel1031
@charlenenel1031 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 Ngiyabonga kakhulu gogo inkosi khulise ukwendlula lapho ukhona 👏👏👏❤
@mthokozisithabethe1016
@mthokozisithabethe1016 2 жыл бұрын
Gogo kusho ukuthini ukuphupha izingubo zamadlozi ziphakathi kwendishi lapho kunenhliziyo ephilayo shangathi leso sikhwama siyaphila.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukiuthi kumele uhlambulule idlozi kodwa kunabanenkinga ngaleyonto uma ngase uthi uyayenza
@mthokozisithabethe1016
@mthokozisithabethe1016 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 Ngyabonga Gogo ngizokwendza kanjalo. Mane angazi ukuthi ngilihlambulula kanjani idlozi.
@palesamokele-vn8qd
@palesamokele-vn8qd Жыл бұрын
Thokoza gogo: ngiphuphe umakhelwane owashona ecwebezelisa imoto entsha sha e blue . Wase enginikeza yona ethi isipho sami
@thandekandlovu6386
@thandekandlovu6386 Жыл бұрын
Sawubona sthandwasami mina ngaphupha ngithandaza ngakhala ngaphaphama ngathandaza ngakhala futhi ngabe kuchaza ukujabula
@umanzini1840
@umanzini1840 2 жыл бұрын
Sawubona uma uphupha ushayela (driving) truck lokho kusho ukuthini? Thanks
@pamellaxaba2283
@pamellaxaba2283 2 жыл бұрын
Thokoza gogo ngiphuphe ngikomunye umuzi ekuthiwa owaka Ndlovu ngiya eskoleni sekuthu mele ngizogqoka masokis angisawabon ngivele ngiwathole avele abemamcane mangith ngith ngyawagqoka awangineli mangith ngith imvula iyanetha ngithi mina cela AMA boots amasha awami vele nginawo engiwathengile bathe awagqokwa emvuleni ngihambe kunetha lelliphupho liyangihlupha
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi kunento eyenzeka kuwe ikuhluphe kodwa usizwa indlela oke wenze ngayo kwesinye isikhathi bona (idlozI) bayakujabulela lokho okwenzayo mase beyakuvikela ezintweni ekumele ziqede ngawe badida ngisho idlozi kodwa lihunyuke ngoba unaleli dlozi elizenzelayo elingezwa ngomunye umntu
@pamellaxaba2283
@pamellaxaba2283 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 ngyabonga sthandwa sami inkosi ikugcine
@NtokozoTusani
@NtokozoTusani 2 жыл бұрын
Sawubona Sisi Hlengiwe iphupho la obona indiya/Zuluman ligwone izimpahla ezimhlophe lidla amaqanda avuthiwe? Noku phupha ubhema inqawe enhle?
@charlenenel1031
@charlenenel1031 2 жыл бұрын
Ukuphupha uthandwa ngumunntu ongazange uzwane naye kusho ukuthini gogo.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 2 жыл бұрын
kusho ukuthi kunedlozi elalingazwani nedlozi oqondene nalo kodwa lona lifisa ukuzixhumanisa nawe ukuze ulisize nawe likusize ezintweni zakho ziyephambili kakhulu
@charlenenel1031
@charlenenel1031 2 жыл бұрын
@@hxmbotho3458 Ngiyabonga kakhulu gogo ngencazelo yakho. Ukuphupha uhamba ebumnyameni uphethe ingani encani kunomuntu okugijimisayo engathi ufuna ukukulwisa kodwa umhlala ngamandla.
@sphumuzozygo3402
@sphumuzozygo3402 2 жыл бұрын
sis unjani kusho ukuthin ukuphpha uhusha phansi ngesisu uhambisa okwenyokaleliphupho selibuye kabili
UKULUNGISA AMACALA EMNDENI YASEDLOZINI
16:47
HX MBOTHO
Рет қаралды 12 М.
UKUKHULUMA NEDLOZI ngalendlela kungakulekelela
14:37
HX MBOTHO
Рет қаралды 38 М.
Мясо вегана? 🧐 @Whatthefshow
01:01
История одного вокалиста
Рет қаралды 7 МЛН
СИНИЙ ИНЕЙ УЖЕ ВЫШЕЛ!❄️
01:01
DO$HIK
Рет қаралды 3,3 МЛН
It’s all not real
00:15
V.A. show / Магика
Рет қаралды 20 МЛН
isithunywa silunga Kanjani
5:00
NDlondlo enophaphe ekhanda
Рет қаралды 30 М.
Indlela yokwamukela inhlanhla ovezelwa yona ngaMaphupho - RIP Sbhozabhoza
15:34
ukuphupha i x yakho/noma umuntu owawuthandana naye....
3:45
InkundlaYamaphupho
Рет қаралды 4,2 М.
AMAPHUPHO EMPUMELELO AKUTHUMAYO
6:07
Hle MBOTHO
Рет қаралды 17 М.
waqaphele lamaphupho asho ukuthwetshulwa abakuzama ngawe
5:22
Yini Eyenza Isidalwa Esikumbathile Singaveli
26:34
Dr Khehla Lomlungu (Zosukumizizwe)The Avatar
Рет қаралды 67 М.
AMAPHUPHO ASHO UKUSONGELWA NOKUBOSHELWA IMPUMELELO
6:52
HX MBOTHO
Рет қаралды 24 М.
Kuphahlwa kanjani kuphi?
10:24
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 82 М.
Indlela encono yokukhuluma empepheni
7:15
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 35 М.
iMali ichaza amandla Ethu okubona nokwenza
15:38
HX MBOTHO
Рет қаралды 29 М.
Мясо вегана? 🧐 @Whatthefshow
01:01
История одного вокалиста
Рет қаралды 7 МЛН