AMAPHUPHO ENGAWABONA EKULALENI

  Рет қаралды 13,952

HX MBOTHO

HX MBOTHO

Күн бұрын

Пікірлер: 159
@sandisiwemahlakwane1632
@sandisiwemahlakwane1632 3 ай бұрын
Enkosi CC Mbotho bendizibuza ukuthi why makuphakama amakhosi kumina ngokomoya ngikhuluma isizulu kodwa mina ngingumxhosha futhi ngithwase isixhosa. Well said when you said kahle kahle siyinto eyodwa may our God and our ancestors continue to give you such sacred and beautiful knowledge.Camagu
@stheshabangu963
@stheshabangu963 4 ай бұрын
Ngibingelela. Siyabonga umlayezo nami ave ngifisa ukukhuphula abakithi.
@hloniphilesithole
@hloniphilesithole 3 ай бұрын
UMdali akwandisele akuphe namandla abenawe mihla yonke njengoba ekukhethile angakushiyi, siyabonga uyisibani sethu❤
@thandiemngadi5719
@thandiemngadi5719 7 ай бұрын
Waze walikhuluma iqiniso sisi Hlengiwe ngiyakuthanda, unkulunkulu akufihle kulomhlaba ohlabayo 🙏🏽 onendlebe uzwile 🙌🏽
@maryeze-qx1om
@maryeze-qx1om 6 ай бұрын
Syabonga cc mahlengi,yhoo kunzima kodwa kodwa konke kuyiqiniso
@sindisiwembatha-p3m
@sindisiwembatha-p3m 4 ай бұрын
Amen uNkulunkulu akuvikele ngayoyonk indlela. Ukwazi ukumel iqiniso wehlula abantu abadala. Akakubusise uJehova. Maye safa ukuxakeka ngenxa yezinto zethu ezaphendulwa. Wangimis isibindi
@nomalangantsele1384
@nomalangantsele1384 7 ай бұрын
Sabona maMbhutho mtanami ngisize phela ngiyakuncenga nginike iPhone yakho ngifisa ngenhliziyo yam nozimbha. wami wonke ukuthi ungisize ngifisa kakhulu ukulungisa impilo yami nesizukulwane sami ngi ngisendele imeserge ngikhulume nawe amen❤
@RobinCharlesTaylor
@RobinCharlesTaylor 5 ай бұрын
Ungesabi MaMbotho❤ bakhona abazolizwa iqiniso
@zanoxolontamo1052
@zanoxolontamo1052 7 ай бұрын
Siyabonga maMbotho 🙏🏽🙏🏽🙏🏽
@NozitobeSambo
@NozitobeSambo 7 ай бұрын
Siyabonga Mambotho ngosivula amehlo konke okushoyo ndyakubelieva cc , Nkoc ikusikelele akuprotecte futhi sifunda lukhulu kuwe .
@TinaMlala-i1l
@TinaMlala-i1l 5 ай бұрын
Amen cc siyakuthanda
@MduduziBaleni
@MduduziBaleni 6 ай бұрын
Syabonga Kakhulu MaMbhotho iNkosi ikubusise futhi iKwandisele, baningi abantu abavuleka aMehlo❤🙌.
@MakhosazaneTwala
@MakhosazaneTwala 7 ай бұрын
Busiseka sisi.Liciniso ulibeka njengoba linjalo Siyabonga🙏
@NjabuloMthembu-h9o
@NjabuloMthembu-h9o 6 ай бұрын
I wish ngikubone ubuso nobuso umncane kodwa isphiwo sakho siyangithobisa mhmhmh😢❤
@nkosinathimzomuhle-bk1km
@nkosinathimzomuhle-bk1km 7 ай бұрын
Syabonga sisi ngolwazi lwakho ophathiswelona uNkulunkulu sengathj UNkulunkulu angakubusisa akwandisele izinsuk zokphila emhlaben
@sinethembamsengana4106
@sinethembamsengana4106 6 ай бұрын
You so very powerful Sis wam one day ndiyarhalela dibana nawe🙏🏾
@thandiemngadi5719
@thandiemngadi5719 7 ай бұрын
UPowerful sisi wami🙏🏽🙏🏽, siyabonga kakhulu. Unkulunkulu akuvikele njalo
@Hlengiwe-h3t
@Hlengiwe-h3t 7 ай бұрын
Amen ❤❤angisoze ngawukhohlwa uShembe bangivusa ekufeni labobazalwane ❤sisi sifunda okuningi lapha angakhuluma othandayo ngikhona ngisawadla anhlamvana.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 7 ай бұрын
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@sandilelindanisithole1066
@sandilelindanisithole1066 7 ай бұрын
Molo Hlengiwe, I salute isbindi sakho. Mina sengincamela ukufa, ukuphupha lezinto ezikanje zikuqhatha nama demon, amane akubone akulandele! Ibuhlungu lento yokubona izinto zaka moya.
@nkosinathimzomuhle-bk1km
@nkosinathimzomuhle-bk1km 7 ай бұрын
Angingabaz nakancane usindisiwe wena
@sandilelindanisithole1066
@sandilelindanisithole1066 7 ай бұрын
@@nkosinathimzomuhle-bk1km cha angisonti
@katlehonglibrary3606
@katlehonglibrary3606 7 ай бұрын
Masibonge nalomama ofuna usizo ngo R2 ngathi oseduzane kwenkonzo kaShembe amgcelele uxolo, Siyabonga
@khethiwekhabule-dw1fh
@khethiwekhabule-dw1fh 7 ай бұрын
Mabhotho kuyenzeka umbone UNJESU ngamandla esipho onaso
@thembekamajola5602
@thembekamajola5602 7 ай бұрын
Amen dadwethu, ukhuluma isiminya esjukile futhi esyiqiniso.kuyisibusiso eskhulu ukwemvulelwa, baningi bangeyqonda lenkulumo kodwa vele inabantu bayo. Sande Isizwe sokhaya skaMvelinqangi-kukhanye nakuwe njalo dade-Bayede!
@dawnmadonsela5877
@dawnmadonsela5877 7 ай бұрын
Sbonge maMbotho ngokusiphakela. UNKULUNKULU ,idlozi nethonga mabaqhubeke njalo ngezibonakaliso abakuvezela zona ukuthi usixwayise. Makwande kukhanye ❤
@bawinilebuthelezi1601
@bawinilebuthelezi1601 6 ай бұрын
Hlengiwe Mbotho angazi inumber yakho ngingayithola kanjn cc Ave ngikudinga
@legnashongwe4726
@legnashongwe4726 6 ай бұрын
Ngzolokhe ngisho shembe is the way....Mfihlakalo yeZulu
@NonhlanhlaNgidi-bo3wi
@NonhlanhlaNgidi-bo3wi 5 ай бұрын
Saze sabongukufundiseka gogo ♥️♥️🙏
@seabimbatha6889
@seabimbatha6889 7 ай бұрын
Amen 🙏 wemaMbotho eyy ama goosebumps Kimi, cha ujule kakhulu kuyezwakala kolambele lolwazi osipha engathi nabangaka khanyiseleki kungakhanya, siyanxusa nje uMvelinqangi nezidalwa zakho bakungamele bakuvikele zikhathi zonked, eyy ngoba khona abangathandi khona abangafuni, siyacela nje mpela bekwandisele. Okunye futhi ithemba uyalibuyisa sis Hlengiwe phezu kobunzima esibukene nabo ikakhulukazi thina esisendleleni yokuqonda imimoya esembethe. Ungadinwa Cc akwande mntwana wokhokho ❤🕯️🙏
@BuhleMabuta
@BuhleMabuta 7 ай бұрын
Amen cc ngaze ngakuthanda❤❤
@nomfundombuli1540
@nomfundombuli1540 7 ай бұрын
Siyabonga Gogo waze yajula inkulumo yakho ineqiniso elingeke lishintshe isikhathi sifikile sokuthi sivule amehlo Siibone akwande usimakade akuvule amehlo usibonise izimfihlakalo.
@SiphesihleMthembu-v3j
@SiphesihleMthembu-v3j 6 ай бұрын
Hlengiwe ngyafakaza nam ngayibona Kodwa Mina ngacishe ngagula ngekhanda ngibona lezinto ezicishe zifane nalezi
@RobinCharlesTaylor
@RobinCharlesTaylor 5 ай бұрын
"Ngyakubeka nje kuNkulunkulu ukuthi akukhumbule nomndeni wakho"😂😂😂😂😂😂😂😂 i died
@lungisosibo6137
@lungisosibo6137 7 ай бұрын
Syabonga sisi ukusikhanyisela lizobuya izwe labantu abamnyama 👏🏽
@dalomchunu6350
@dalomchunu6350 7 ай бұрын
Lizobuya mfwethu kodwa lizoke lithi ukubhubha kancane
@lettienkwanyana3166
@lettienkwanyana3166 7 ай бұрын
Siyabonga Mbotho,kunzima kulesikhathi esikuso,Baba Shembe sivikele.
@SizakaleBiyela
@SizakaleBiyela 7 ай бұрын
Siyabonga mntanenkos ukusivula umqondo ukhulee Ntombi❤
@lettienkwanyana3166
@lettienkwanyana3166 7 ай бұрын
Oh akugcine UNkulunkulu Mambotho akukhombise njalo,ngiyabonga Shembe Amen akadunyiswe.
@mapulesikhosana4317
@mapulesikhosana4317 7 ай бұрын
WeMahlengihlengi❤❤ konke loku okushoyo kuyiqiniso lonke neqiniso lodwa. Ay uphathisiwe dali❤❤❤
@thamindlovu14
@thamindlovu14 7 ай бұрын
Ai maMbotho mina ngfelile. Ngyakcelela nje uNkulunkulu ame ngakuwe akuphe isibindi akhulise nomsebenzi wakho. UShembe akwandisele...🙏🏾
@dalomchunu6350
@dalomchunu6350 7 ай бұрын
Siyabonga Ntombo inkulumo oyikhulumayo ihlobana kakhulu nendaba engiyizwe Ekhaya lemiphefumulo uNkulunkulu akukhulise dadewethu okunye kuyethusa ngempela okuzokwenzeka maduzeze nje 🙏🙏
@nothandoncube3222
@nothandoncube3222 7 ай бұрын
Siyabonga mambotho inkosi ayikugcine ikwambulele konke okwenzakale emnyameni, kube sokuyavela ekukhanyeni.
@thevirgolady9253
@thevirgolady9253 7 ай бұрын
Qhubeka sithunywa samadloxo ethu ungesabi uyathunywa zidho zone ungadhiyi ngisho no a. Please ngiyakucela mtakababa. Ngiyabong❤❤
@ValerieYaka
@ValerieYaka 7 ай бұрын
Siyabonga uNkulunkulu ngokukwambulela akwandise Amen
@WelileMthembu-zk9du
@WelileMthembu-zk9du 7 ай бұрын
Siyabonga cc kakhulu lokhu esikuzwayo Inkosi Ikubusize
@thandazokumalo4902
@thandazokumalo4902 5 ай бұрын
Mina ngamphupha u Jesu ephendula imikhuleko yam , yabangcono impilo yam , after years ngaphupha isihlalo somusa ezulwini kodwa ubuso be Nkosi azange ngibubone , babukhazimula nomzimba wakhe ugqoke ingubo ende emhlophe Manje ngiyakukholwa okuphuphile , ngalibona izulu ngilele
@AnnatoriaFikile
@AnnatoriaFikile 7 ай бұрын
Amen siyabonga kakhulu ❤
@nobuhleb2102
@nobuhleb2102 6 ай бұрын
Onendlebe makezwe👏👏👏
@sithembilekhumalo8084
@sithembilekhumalo8084 7 ай бұрын
Siyabonga sisi, Ngicela inumber yakho🙏🏽
@gladysmazibuko-f5m
@gladysmazibuko-f5m 7 ай бұрын
Siyabonga mtanami ukusidlulisela imilayezo esemfihlakalweni sicela abadala bakivikele njalo 🙏
@Leah-pw9fn
@Leah-pw9fn 7 ай бұрын
Siyabonga sis Hlengiwe ❤❤ kodwa solo awutholakali Sisi efonin. God bless you.
@shirleysamela2902
@shirleysamela2902 7 ай бұрын
Amen, wake waze wayithetha inyaniso . Kunjalo, isizwe esimnyama sathengiswa ngumphathi wokuqala. Kuyinyani ukuba okuboniswayo nokuba ninjani thandaza ucele amandla ukudlulise ungakugcini kuwe ngoba uthunyiwe. Sibonge🙏🏿🙏🏿
@musakhumalo7905
@musakhumalo7905 7 ай бұрын
Amen sis Hlengiwe, eyi ngathi ungaqhubeka nalezixwayiso ophathiswe zona. Siyabonga Nkosi yandise ikubusise. Ayi siyavuswa ngempela and sarojwa ngempela for so many years.
@kuliswamda4363
@kuliswamda4363 7 ай бұрын
❤🎉😊👏🙏ukusho kwacaca konke inkosi ikubusise
@mandisapali7992
@mandisapali7992 7 ай бұрын
Enkosi Ndlondlo ngale ncazelo yakho inkulu kangaka ❤🙏🏾
@SiphosenkosiCharlesMbatha
@SiphosenkosiCharlesMbatha 7 ай бұрын
Amen sis Hlengiwe aze akukhulise umenzi wezulu nomhlaba 🎉❤
@nokubongamillicent5136
@nokubongamillicent5136 7 ай бұрын
Siyabonga kakhulu sisi lenkulumo ibalulekile kakhulu engathi ingavela kubantu abaningi u Shembe akukhumbule njalo
@ntombiembuli3928
@ntombiembuli3928 7 ай бұрын
Ameni namuhla ngyacommenta ngabe nginephutha Uma ngingathula ngingabongi👏 siyambonga ongaphezukonke ngobuhlakani bakho sisi unkulunkulu akugcine
@thandekathandis6023
@thandekathandis6023 7 ай бұрын
Siyabonga ulwazi👏👏👏kwande
@Lenc-c3u
@Lenc-c3u 7 ай бұрын
Ses Hlengiwe sibonge kakhulu 🙏🙏.You are on to something big. chubeka njalo usiyala please post u part 2 wale video ngingakulalela the whole day if I could😅
@sibonisomthombeni6651
@sibonisomthombeni6651 7 ай бұрын
Amen, MaMbotho siyabonga
@thabaningongoma6489
@thabaningongoma6489 7 ай бұрын
Siyabonga kuk bona.asisa kwazi mahle ngi
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 7 ай бұрын
Ngikhona mfwethu unjani wena
@thabaningongoma6489
@thabaningongoma6489 7 ай бұрын
@@hxmbotho3458 ngiyaphila.sisi hlengiwe
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 7 ай бұрын
​@@hxmbotho3458Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@PearlbMaluka-sg4kz
@PearlbMaluka-sg4kz 5 ай бұрын
Amen
@zosibiya1398
@zosibiya1398 7 ай бұрын
Amen sisi siyabonga 👏👏👏
@cebilemashandu3785
@cebilemashandu3785 7 ай бұрын
Love this 😊
@djdee_sa
@djdee_sa 7 ай бұрын
Ey inamandla sisi 🙏🏾 Yazi Sengfisa Ngisho Ukuza Kuwena Ekhaya straight Manje Ukube Ngiyakwazi, Ngoba Angik’tholi Ovingweni 😢
@mafokomatha2318
@mafokomatha2318 7 ай бұрын
Siyabonga Sisi. Unkulunkulu a kwenze kahle ❤
@mxolisimankqankqaza7344
@mxolisimankqankqaza7344 7 ай бұрын
Ubusiseke sisi uNkulunkulu akugcine ndide ndifike kuwe 😊😅😊
@EmmaMalatsi
@EmmaMalatsi 4 ай бұрын
Mina ngyakukholwa tshela abantu iqiniso ungaze wavalelwa izulu theta Sana 😂
@preciousmapresh35
@preciousmapresh35 7 ай бұрын
What about ukuphupha imoto iwa from emoyeni
@NomsaMhlanga-z2b
@NomsaMhlanga-z2b Ай бұрын
Hmmmm I speechless engicela ukukwazi ukuthi wena ingabe ukhonza khona kwa Shembe na
@phumiegs5198
@phumiegs5198 7 ай бұрын
Sisi Hlengiwe wena uvela kude ongaqondi ngwe angeke akuzwe kodwa ngelinye ilanga utixo nabangasekho bazokuphakamisa kakhulu mina ngiyakubona inyama yakho isancane and idelelekile kepha kukhulu ophiwe kona sisi basazokubona bakuzwe😭 God bless you🙏
@simphiwesibisi9438
@simphiwesibisi9438 7 ай бұрын
Amen sisi 🙏🏾 Awu Shembe oyingcwele 🙏🏾❤️
@thabaningongoma6489
@thabaningongoma6489 7 ай бұрын
Inamandla ke lena mahlengi siyabonga ka khulu 😊😊
@kennedyngwenya9210
@kennedyngwenya9210 7 ай бұрын
Ssiyabonga sisi hlengiwe ngicela ungi sendele izinumber phone zako nami ngizokwazi nami ukukfonela ngisizakale mayelana nempilo yaam Amen inkosi ikbusise.
@hazellmelato1481
@hazellmelato1481 7 ай бұрын
Siyakuzwa sis ..siyakuthanda futhi❤❤
@nobanturabotapi6262
@nobanturabotapi6262 6 ай бұрын
Yoooo. Uma. Ukhuluma. Kubantu. ISibonakaliso. Abantu. A. Bakukholwa
@luckykhumalo8052
@luckykhumalo8052 7 ай бұрын
Iqiniso dadewethu elimsulwa,kuningi esikuboniswa kwelikamoya 🙏🙏🙏
@lungelomajola7522
@lungelomajola7522 7 ай бұрын
Amen utholakala nini ocingweni? ngoba hlezi ngifona awulibambi😔
@NkuleSibiya
@NkuleSibiya 7 ай бұрын
So true salukazi ,syavuka shwele..ungakhathali nawe ukusixoxela nokufundisa ❤
@siphamandlabrian6476
@siphamandlabrian6476 7 ай бұрын
Siyabonga ngicela ukubuza ngiphuphe umuntu engidayisela indlu ewu 2room emangcwabeni ngagoloza ukuwuthenga, ngabe lichaza ukuthini.
@samsonkubheka8522
@samsonkubheka8522 6 ай бұрын
Molo cc wam cela ukubuza ukuphupha udla amatshe kusho ukuthini?
@gladysmazibuko-f5m
@gladysmazibuko-f5m 7 ай бұрын
Sicela uMvelinqangi aqhubeke akubusise nokhokho bakubheke njalo baqhubeke bakulethele imilayezo yasemfihlakalweni🙏
@ThandoSnotha
@ThandoSnotha 6 ай бұрын
Ay ngyakuzwa mina cc n nginabo u ufakazi balento ositshela ngayo
@TembiKumalo
@TembiKumalo Ай бұрын
Sis iqiniso lodwa❤ Ngiyakholwa
@BuyisileMkhaliphi
@BuyisileMkhaliphi 7 ай бұрын
Siyabonga sesi ngicela i number pls.
@NomaguguKhanye
@NomaguguKhanye 3 ай бұрын
Sabona Cc ma Hlengi nami ngake ngayibona lento
@thevirgolady9253
@thevirgolady9253 7 ай бұрын
Sisi unesiphiwo. Ngicela uqhubeke konke kuyiqiniso konke. Nguyabonga ngoba lobu bubungqina bokuthi konke lokhu engikwaziyo angihlanyi. Sifikile isikhathi sifikele asiphakameni bo naku siphindela ebugqileni sisaphila. Konke lokhu umasingaphakami izingane zethu zoba yizigqila. Umasitshelwa lokhu kubalulekile sophakame. Mina ngufisa ukuxhumana nawe. Kuningi bo😢
@Leah-pw9fn
@Leah-pw9fn 7 ай бұрын
Ngabe kubalulekile yini mama ukukhuleka ngo 00:00. Amen.
@moabelolesego9059
@moabelolesego9059 7 ай бұрын
Hi Gogo! Mina I believe.... u coz, nami kukhona engakubona ngezwe lethu😢
@NcamisileMtolo
@NcamisileMtolo 7 ай бұрын
Amen 🙏🏾
@futhimkhonta2383
@futhimkhonta2383 Ай бұрын
Sisi syabonga kakhulu Ngeciniso elimle kuze kube phakade esingalazi kodwa sihlezi sizibuza
@MediaHu
@MediaHu 7 ай бұрын
Sawubon Cc Sacel ukubuz ukuth ngab kuchazan ukuphuphel umuntu ephuma ukhuphe ebusweni bushitshe kube ngath izintwala zigcwal ebusweni bakhe... Ngizolindel impendul kumaVideo. Ngiyabonga
@Toxicparents02
@Toxicparents02 7 ай бұрын
U Bab Credo Mutwa, WA veza izinto ezining ezenzekayo manje
@SibusisoMasango-y1z
@SibusisoMasango-y1z 7 ай бұрын
@mzamokhumalo993
@mzamokhumalo993 7 ай бұрын
Ameni
@vuyanimsomi3468
@vuyanimsomi3468 7 ай бұрын
Ngicela ukubuza ukuth uma uphupha bethi cela ngomhlakuva, kuyini umhlakuva?
@ThembelihleNzuza-p4h
@ThembelihleNzuza-p4h 5 ай бұрын
Ngob safa ilokhi valwa kwenduku
@phumziledube8527
@phumziledube8527 7 ай бұрын
Yaze yajula le iyiqiniso elingephikiswe ,thokoza gogoMbotho
@FANAMONDE
@FANAMONDE 7 ай бұрын
hello sesi ngicela ungifonele lokhu okukhulumayo ngakubona
@MphontsengMolefe-h6j
@MphontsengMolefe-h6j 2 ай бұрын
Nicela ukubuza ukuphupha ushawa luvalo kungathi umoya wam uyaphela enkosi
@ThandiwePhoseka
@ThandiwePhoseka 3 ай бұрын
Hey cc mina ngicel inumber yakho ngikwaz ukukhuluma nawe
@viralwoxsyc5086
@viralwoxsyc5086 7 ай бұрын
Yey Dade last week Friday kube nento ibingathi ibuya emazulwini kodwa ibingafani nenkanyezi ngoba ibiyehla kancane hayi njenga lezi sizibona zidubula ngokushesha ngapha iyellow uyazi sengiba novalo manje
@siphiwekubeka
@siphiwekubeka 7 ай бұрын
Hayi unzulu sisi ngicela amanumbha wakho
@MelitaMonama
@MelitaMonama 7 ай бұрын
Hello cc, ukuphupha ngi sebenza endaweni bengi sebeza khona before multiple times. Kusho ukuthini?
lezinto  ziphazamisa  zidumaze isithunywa kuwe
25:45
HX MBOTHO
Рет қаралды 28 М.
Indaba yomsamo wakho ilotshwe ebantwaneni bakho
37:08
HX MBOTHO
Рет қаралды 12 М.
人是不能做到吗?#火影忍者 #家人  #佐助
00:20
火影忍者一家
Рет қаралды 20 МЛН
Cat mode and a glass of water #family #humor #fun
00:22
Kotiki_Z
Рет қаралды 42 МЛН
AMAPHUPHO ASHO UKUSONGELWA NOKUBOSHELWA IMPUMELELO
6:52
HX MBOTHO
Рет қаралды 24 М.
Okusizayo Kwabakhohlwa Amaphupho.[0780046059]
12:54
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 69 М.
ukuphupha i x yakho/noma umuntu owawuthandana naye....
3:45
InkundlaYamaphupho
Рет қаралды 2,7 М.
INGELOSI YESITHUNYWA MAYIFIKE KUWE
18:57
HX MBOTHO
Рет қаралды 62 М.
Shembe: Mva Ntombela
59:49
Sibusiso Nduli
Рет қаралды 26 М.
Mhlengi Ngubane (Mprist) - Inazaretha linophawu elabekwa uShembe!!!!!
22:43
Joshua's Channel 3
Рет қаралды 18 М.
uma bekuzama/gadla ngesi CHITHO
8:28
HX MBOTHO
Рет қаралды 25 М.
izifo ezidalwa idlozi /nezifo zobuthakathi
19:39
HX MBOTHO
Рет қаралды 14 М.
Ukhamba Lomnotho with Prophet Magejageja
55:05
Prophet Magejageja
Рет қаралды 34 М.
人是不能做到吗?#火影忍者 #家人  #佐助
00:20
火影忍者一家
Рет қаралды 20 МЛН