Ayanda Msweli Foundation | Isihluku nobulwane Kwabanye Abantu

  Рет қаралды 77,914

AyandaMsweliTV

AyandaMsweliTV

Күн бұрын

Пікірлер: 215
@gcinoksanelisiwe8165
@gcinoksanelisiwe8165 Жыл бұрын
Ukhohlakale nangu umuntu😢 uyini nje u5yrs 😢 Phephisa dadewethu 💔. God be with you 🙏
@scelotshabalala3509
@scelotshabalala3509 2 жыл бұрын
Msweli faka isthombe salenja please
@khulekanimahaye9444
@khulekanimahaye9444 2 жыл бұрын
Uyabonakala umsebenz WeFoundation… uhulumeni nabantu nje banikele bephose esvivaneni, uqhubeke umsebenz 🤝
@justufc5377
@justufc5377 2 жыл бұрын
Baba uMsweli Besacela usibhalele imininingwane yase bhange yelunga lomndeni wakwa Dlamini lana ku-comment section sizo kwazi ukusiza nathi esikude nomndeni.
@thabiledebe6234
@thabiledebe6234 2 жыл бұрын
I so wish isthombe salendoda besivezwa khona sizosiza uma siyibona ibuhlungu lento eyehlile😭💔
@amakhulukhululindani8633
@amakhulukhululindani8633 2 жыл бұрын
Kodwa NoNgalo into ebuhlungu ngaka! Kumele abulawe lomuntu angaboshwa. Uma ngingase ngimbone ngingambulala lodoti
@PhilisileMhlongo
@PhilisileMhlongo 2 жыл бұрын
😭😭😭Ngaze ngabuhlungu ngiwumzali nami wentombazane 🥺
@thembimdluli3882
@thembimdluli3882 2 жыл бұрын
Nkosi yami lendaba yaze yafana nalena eyenzeke egoli nkosi yami 😭😭😭😭😭😭hawu kodwa ngengane zethu sizikhulisa kanzima
@sibongileewohime3612
@sibongileewohime3612 Жыл бұрын
Babu Msweli ubungashiya amadetails okuthingithumele usizo mina ngiphesheya eAmerica kodwa ngowaseMlazi
@ndalolwandle6556
@ndalolwandle6556 2 жыл бұрын
Mana njalo Mr ayanda msweli umsebenzi wakho,uyabonakala,
@mbusozwane3062
@mbusozwane3062 2 жыл бұрын
😭😭😭😭 ohhhhh nkosyam mina ozele amantombazane ngaze ngabuhlungu
@BulelwaXobiso-je9wb
@BulelwaXobiso-je9wb 2 ай бұрын
😢Hayi mna andisazi nyan ngoku 😭😭😭😭😭 kanti siphila kumhlaba onjani vele every day abantwana bayabulalwa 💔
@ndumisodumisane1983
@ndumisodumisane1983 2 жыл бұрын
kanti abantu bangenwa yini 💔💔💔💔
@hlengiwezanele9560
@hlengiwezanele9560 2 жыл бұрын
Haw kodwa Jesu 😭😭😭 kwaze kwabuhlungu moyo ngcwele yeka thina esizele amantombazane.... phephisan mndeni
@julietndaba4517
@julietndaba4517 2 жыл бұрын
Siyabonga baba Msweli ngomsebenz omuhle kwenzela isigod S.A🇿🇦umphakath mawuthatha umthetho ngezandla zawo Hhayi uwrong lendoda iyaphila ingane einnocent ayikho phephisan mndeni wakwa Dlamini💔💔💔😭😭😭
@cynthiathabethe7751
@cynthiathabethe7751 2 жыл бұрын
Webaba uMsweli umkhuleko wami uthi uJehova akuphe impilo ende, nobuhlakani namandla njalo ngoba impela umsebenzi wakho ezweni lakithi uyabonakala fut ubalulekile kakhulu. Phila baba usebenzele isizwe....udlula okahulumeni umsebenzi wakho baba udlula ngisho abefundusi....
@MsongakaNdlovu
@MsongakaNdlovu 5 ай бұрын
💔💔💔😭😭😭yazzy amanyala esiwezwa ngezindlebe zethuu .nkosii sale sewubuya. Ngoba Vele uhulumeni ufana nento efilee
@SihleMahlinza-p8w
@SihleMahlinza-p8w 24 күн бұрын
Kodwa jehova😢😢kwaze kwabuhlungu ngezingane zethu
@melulekisibanda3094
@melulekisibanda3094 2 жыл бұрын
😭😭awu kodwa nkosi yami Kanti unembeza wayaphi
@NoziphoZondi-mt9cp
@NoziphoZondi-mt9cp 7 ай бұрын
NgyAkuthanda msweli ngokungaphaziphakamisi uhlala phansi awubuzi sintulo awuncomi unkulunkulu akubusise akwandisele inzinsuku
@zameniphungula943
@zameniphungula943 2 жыл бұрын
😭😭😭😭😭kwaze kwabhlungu wemaaa mina njengomzali wamantombazane ngavele ngangazi😭dudu emndenini wakwaDlamini
@hlengiweprincesszulushayam7864
@hlengiweprincesszulushayam7864 4 күн бұрын
Eyi nkosi yami jehova kubuhlungu nkosi yami 💔💔💔💔
@samkehdemazana3431
@samkehdemazana3431 Жыл бұрын
Ubhlungu obungaka koda Jehova😭😭🙏🏻
@heartykgadi258
@heartykgadi258 2 жыл бұрын
Hawu waze wanosathane lomuntu isilwane uqobo , haybo kunzima kulelizwe 💔😭
@mbalipreciousxulu3544
@mbalipreciousxulu3544 2 жыл бұрын
Koda Shemb knt kunjan emhlaben 😭😭😭💔💔💔
@philanimdumavundla
@philanimdumavundla 2 жыл бұрын
🥺🥺🥺Ai amadoda sekwaba izilwane! Sesaba zilwane bafethu.
@AyandaQwaba
@AyandaQwaba 3 күн бұрын
Kwaze kwabuhlungu yazi ubuhlungu obuzwayo angikufanisi namuntu.😢😢
@nobhalahobe2597
@nobhalahobe2597 Жыл бұрын
Akaboshwe udilikajele kwaphela.😊😊😊
@ThembekaPrincess
@ThembekaPrincess 5 ай бұрын
Mmmmmmm😭😭😭😭kwaze kwanzima thixo ,isihluku esingaka kanti zenzeni iiganenzethu emhlabeni 😭😭
@bonganiemmanuel303
@bonganiemmanuel303 2 жыл бұрын
😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭ngiswele amazw Ubuhlungu obungaka I give up Thanks baba msweli for usizo lwakho umdali asigcinele wena
@tabojama686
@tabojama686 2 жыл бұрын
Kwaze kwabuhlungu nkosi Yami😭😭😭😭💔💔💔💔, usebalekile futhi, engathi angatholakala
@ubuhlebethongotv5347
@ubuhlebethongotv5347 2 жыл бұрын
Kwaze kwaba nzima emhlabeni 😭😭😭
@masithulemkhosana2773
@masithulemkhosana2773 2 жыл бұрын
Hayi imbhi kele, umtana omncinci kanje 😥😥. Yho hayi yaze yabuhlungu intliziyo yam.
@sthembisozakhele8892
@sthembisozakhele8892 2 жыл бұрын
😭😭😭😭💔💔💔Kant sekunjani emhlabeni Ngwenya Yami yabuhlungu levideo osiphathele Yona namhlanje angisho ukut Lana manye oke wasivezela wona ukut awabuhlungu yin cha akunjalo Kodwa Lena umehloko MKHULU ukut ingane encane kakhulu
@sthembisopromise3575
@sthembisopromise3575 2 жыл бұрын
Baba vuselela nkosi yami unembeza kubantu 💔💔💔😭😭😭
@queeniekhosifulafula3198
@queeniekhosifulafula3198 3 ай бұрын
Ngekuncono uba amapoyisa ebededele abahlali bambonisa unina loyo mntu yhoooo South Africa sekumele family iqekeke phakathi ngulo sathana😭😭😭💔💔💔
@khosisibiya2197
@khosisibiya2197 2 жыл бұрын
LoSathane noma engaboshwa uyohlala 2months ejele ebuye azodlwengula futhi yey kwenzenjani South Africa
@vusimumbo8647
@vusimumbo8647 2 жыл бұрын
Kazi uzozuzani ngalento oyenzile kodwa liyeza nakuwe lolusuku sengathi angabolela ejele kwaze kwabuhlungu umndeni awududuzeke 😢😢😢😢
@sliedust8400
@sliedust8400 2 жыл бұрын
Mmmmh Jehova kwaze kwabuhlungu!💔💔😭😭😭😭
@sithembisondlovu-rb5nm
@sithembisondlovu-rb5nm 7 ай бұрын
Jesu nkosi ngenelela
@lungilengcobo445
@lungilengcobo445 2 жыл бұрын
Oh smakade seZulu kwaze kwaphela amazwi kimi.angazi ngithini jehova akumise isibindi cc Kanye nomndeni.
@sphamandlasandile3531
@sphamandlasandile3531 2 жыл бұрын
Abant ABA vuselele onembeza bàkithi Mani hai 😭😭😩😩😩
@zanelesimelane976
@zanelesimelane976 11 ай бұрын
Nkosi siza baba konakele ezweni kazi soneni thina bantu besifazane siyadliwa thina siyinyama💔💔
@kwanelepetershoba2088
@kwanelepetershoba2088 2 жыл бұрын
MMM kwaze kwabuhlungu, inkosi ize ibenomndeni iduduze ilethe ukuthula
@melusibogali7203
@melusibogali7203 2 жыл бұрын
lendoda ifuna ukushiswa ngempela isihlungu esinjena.
@vistom5784
@vistom5784 2 жыл бұрын
Hawu Nkulunkulu kanti soneni emhlabeni sizothemba bani ngoba abantu sebephenduke izilwane😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭
@NelisiweDlamini-o1w
@NelisiweDlamini-o1w 10 ай бұрын
Kwaze kwakubi ngendoda eyenze into Enjena ncense dadewethu
@ntombelangiphile8508
@ntombelangiphile8508 2 жыл бұрын
Kazi kwakvelephi lokdlwengula Jehova 💔💔
@Luyanda-sz2qv
@Luyanda-sz2qv 9 ай бұрын
😢😢😢
@fikilendlovu2750
@fikilendlovu2750 2 жыл бұрын
Kwaze kwanzima kulelizwe esiphila kulo weeee😭😭😭😭Moyongcwele vuselea unembeza ku bantu
@NompumeleloKhanyile-z4h
@NompumeleloKhanyile-z4h 4 ай бұрын
😭😭😭yabona nkosyami
@AyandaTom
@AyandaTom Ай бұрын
Omtholayo angabikeli amaphoyisa abize umphakathi asebenzise noma isiphi iskhali asthola eduze
@SiyabongaNgemaSibekezelo
@SiyabongaNgemaSibekezelo Жыл бұрын
😢😢😢😢ayiii kulukhuni akaboshwe udilika lowo mayetholakala nje akashawe hahah isihlungu esinjeee
@khulekanimahaye9444
@khulekanimahaye9444 2 жыл бұрын
Ifu elimnyama elikhungethe izwe lakithi olundi 💔Dudu emndenini wakwaDlamini
@buyiswasibali9071
@buyiswasibali9071 Жыл бұрын
Lwaza lwabuhlungu udaba lomtwana omncinci ,Kazi kwenzekani elizweni kwabangasa zizikhalo.
@CeliweLillian
@CeliweLillian 9 ай бұрын
Smakade...ngenelela kulomndeni ududuzeke ayi kubhlungu nglokhu ngkhalile ubuhlungu ebuzwile bakithi ingakwazi ukuzivikela
@mduduzisekudu3281
@mduduzisekudu3281 2 жыл бұрын
Kwaze kwabuhlungu shame yanonya indoda into yokubulawa nje💔💔💔💔💔
@PhumlaXaba-i5i
@PhumlaXaba-i5i Жыл бұрын
😢😥💔💔💔💔💔💔💔💔kunzima kwa world
@saintmsimango8526
@saintmsimango8526 2 жыл бұрын
kwaze kwabuhlungu, sicela isthombe sakhe simubheke lombhemu
@mcsiemtetua1037
@mcsiemtetua1037 2 жыл бұрын
isithombe salombhemu plz
@khethiwendlovu7514
@khethiwendlovu7514 2 жыл бұрын
Yabhlungu indaba 💔uyiqhoqhobale mpela ingane ithi nomisikhala ungabi nazwelo😭phephisani mndeni kaDlamini abubekhona ubulungiswa obuzobhekana nalesonakali esiqhathe umndeni,siyabonga Nongalo
@Saysibiya1814
@Saysibiya1814 2 жыл бұрын
Ngeke madoda yooo kwaze kwabuhlunu kanti thina madoda konakalaphi ngempela ..uHulumeni kmele eze necebo lomunt odlwengulile ngeke phela
@noziphoprettynene4686
@noziphoprettynene4686 2 жыл бұрын
Ey Nkosyam Jesu ngaze ngabuzwa ubuhlungu,Nkosi ngenelela bawo. 😭😭
@thulaniskinmdluli350
@thulaniskinmdluli350 2 жыл бұрын
Awu nkodwa nkosiyami isihluku esingaka🥺
@phumelelakhawula2796
@phumelelakhawula2796 2 жыл бұрын
eyyy madoda, kwabola ezweni
@NelisiweDlamini-o1w
@NelisiweDlamini-o1w 10 ай бұрын
Imihla yokugcina inzima.kakhulu 2Thimothewu3:1-5
@sinethembangcayi6710
@sinethembangcayi6710 2 жыл бұрын
May God bless you
@lamlamduma4516
@lamlamduma4516 4 ай бұрын
Yini na Thixo wam lobuti ukungcola okunje ngxeeee mamawam kubuhlungu ngase. Bambone bambulale naye
@ZethembisoKhanyile-m7w
@ZethembisoKhanyile-m7w 8 күн бұрын
Einkosi 💔💔💔💔💔💔💔💔😭😭😭😭😭😭
@sliedust8400
@sliedust8400 2 жыл бұрын
Waze waphuka umoya wam 😭😭😭😭😭😭💔💔💔💔💔💔💔
@SmangeleMalinga-v4c
@SmangeleMalinga-v4c 8 ай бұрын
Waze wamncane u5yrs kosyami waze wanesihluku munt😢😢
@siceloinnocentmakhanya849
@siceloinnocentmakhanya849 2 жыл бұрын
Babu msweli sicela usisherele isthombe salomlisa sizimisele ukunceda
@zanelesibiya7244
@zanelesibiya7244 2 жыл бұрын
Bano details baba msweli
@NosiphoN-b1c
@NosiphoN-b1c 6 ай бұрын
😭😭😭😭😭😭😭awe ma jesuu
@PrincessZulu-ip1gw
@PrincessZulu-ip1gw Жыл бұрын
Kwabuhlungu nkosi yam kodwa yin abantu sebabayilwane
@Londi079
@Londi079 2 жыл бұрын
Ngezwa ubuhlungu ngavele ngacabanga eyami ingane yentombazane efunda ugrade R ena 5yrs.💔💔💔💔😢😢😢waz wakhohlakala umuntu
@masizmtshli4050
@masizmtshli4050 2 жыл бұрын
Yo ngaz nganomunyu Nam ngzel nabdzukul bam bamantbazsn omuny ufund yen grade r yo islwne uwobo lesi😙😙😙😙😚😚
@qondibrightness549
@qondibrightness549 2 жыл бұрын
💔💔💔💔waze wanenhliziyo embi lomuntu
@phumlanimsimanga7963
@phumlanimsimanga7963 2 жыл бұрын
Akusiye umuntu isilwane
@ayandazulu8014
@ayandazulu8014 2 жыл бұрын
Abamuthakathe straight
@nompumelelopriscilla4521
@nompumelelopriscilla4521 2 жыл бұрын
Mmmm ngaze ngabuzwa ubuhlungu 💔
@lindokuhlemazibuko773
@lindokuhlemazibuko773 2 жыл бұрын
aw nkosyam angath angatholakala umenz wokubi umnden ngyaz akulula uphole bakith abazali bengane aw nkosi ngezingane zethu
@stationmkhize2758
@stationmkhize2758 2 жыл бұрын
Kwaze kwabuhlungu nkosi yami
@KusasalethuLunza
@KusasalethuLunza Жыл бұрын
Dudu mndeni ay baze baneshluku abantu besilisa 💔
@classicmadumise794
@classicmadumise794 2 жыл бұрын
yaz kuphathisana namahloni ukuba umuntu wesilisa kulezinsuku ei 😭😭
@samkelisondawonde9457
@samkelisondawonde9457 2 жыл бұрын
Ewuuu baze bavumela uksebenzela usathane abantu
@njabulondlovu-db9gq
@njabulondlovu-db9gq Жыл бұрын
Hawu kwakubi ngapha Zululand
@nqubekophewa6335
@nqubekophewa6335 2 жыл бұрын
uzozwa ke noma benganthola bazothi ubufakazi abanele kodwa ekubeni iphenti negazi litholakele endlini yakhe lomuntu
@jabhilekgatle1947
@jabhilekgatle1947 2 жыл бұрын
Kubuhlungu.msweli.okwenzakele.kumtwana.baduduzeke..umdeni.😭😭
@nqubekophewa6335
@nqubekophewa6335 2 жыл бұрын
oh nkosi 😭😭😭😭😭😭😭😭😭.
@sbongilenene4355
@sbongilenene4355 2 жыл бұрын
Awu nkosi kwaze kwanzima emhlabeni
@mandlandlovu6154
@mandlandlovu6154 2 жыл бұрын
Yooooo
@MbaliMadlopha-kp6nb
@MbaliMadlopha-kp6nb Жыл бұрын
Ayi bakwethu asibuye isigwebo sentambo kubadlweguli nababulali
@PhilileMadlamini
@PhilileMadlamini 2 ай бұрын
Shembe nkosi kwazekwabuhlungu
@nkosazanamabaso3579
@nkosazanamabaso3579 2 жыл бұрын
Sobhekaphi na Nkosi singabheki kuwe? Sosizwa ngubanina singasizwa nguwe? Duduzekani nonke Mnden izinyembezi zenu uyazibona uNkulunkulu akehluleki uzobanani kuze kube sekugcineni. Uzosebenza ngokunimangalisa bekani ithemba lenu kuye uzoniduduza. 💔💔💔😭😭😭
@noncedosecret-hv7xi
@noncedosecret-hv7xi 5 ай бұрын
Ibuyiswa nini intambo kizilwane ezinjena yini Nkosi yami Noncedo Mayekiso .eBhayi Port Elizabeth.
@ntuthukongcobo3361
@ntuthukongcobo3361 2 жыл бұрын
Eyyi bafwethu kanti kwenzenjani emhlabeni
@ThobileSabela-gv7rd
@ThobileSabela-gv7rd 5 ай бұрын
Kwaze kwanzima olundi
@dizzysimelane822
@dizzysimelane822 2 жыл бұрын
Yazeyanzima lendaba babaUmsweli💔💔💔💔
@dizzysimelane822
@dizzysimelane822 2 жыл бұрын
Kodwa yini ngokudlwengula inganezethu nkosyam😭😭😭😭😭
@cedricmazwi4675
@cedricmazwi4675 Жыл бұрын
Bekumele umphakathi uthi ukumtitinya kancane ukuze abubone ubùbi nobuhle bokwenza kwakhe.
@bhekandlazi2469
@bhekandlazi2469 2 жыл бұрын
Kwaze kwanzima💔💔💔💔💔💔
@thabangthandiwe9314
@thabangthandiwe9314 2 жыл бұрын
amanye amdoda anenhliziyo embi, ungadlwengula ingane efunda u grade R, Ngathi engatholakali aboshwe bafethu
@badanile1781
@badanile1781 2 жыл бұрын
BAdlwengula ingane ezile yinyanga akuqali musi.Innjwayelo SA
@snqobilemkhize509
@snqobilemkhize509 2 жыл бұрын
Nkosi vusa unembeza kubantu baseMzansi baze bahlukumezana bodwa, mndeni wakwa Dlamini Duduzekani Nkulunkulu ukhona uzopholisa lawomanxeba avulekile.... Baba Msweli sicela nimu Expose umenzi wokubi manimthola, ngaze ngalimala moyeni sengicabanga eyami ingane ena6😭😭😭😭😭
Ayanda Msweli Foundation | Izwe Ligcwele Amanzi | Episode One
16:41
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 64 М.
Ayanda Msweli Foundation | Amanzi Aphehlw’Ekhaya
15:59
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 101 М.
Enceinte et en Bazard: Les Chroniques du Nettoyage ! 🚽✨
00:21
Two More French
Рет қаралды 42 МЛН
Umkhulu wathi ngimqaphele uShembe
15:35
My Nati
Рет қаралды 343 М.
Անմարդաբնակ գյուղի ամանորը
13:12
Ankyun gumarats 3
Рет қаралды 333 М.
Ukuhlabela amadlozi
19:00
SiyaVusana Podcast
Рет қаралды 1,4 М.
Ayanda Msweli | Izinyembezi Zendonda | Community Development
29:30
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 211 М.
Dr Mnguni Ekhuluma Nemikhovu Yakhe Bukhoma
14:16
Real TV1 Stories
Рет қаралды 849 М.
Ayanda Msweli Foundation | Namanje Sisalinde Ubulungiswa
1:03:11
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 411 М.
AYKHALE PART 3
8:15
Nhlaka Production
Рет қаралды 120 М.
Ayanda Msweli Foundation | Nans'iGomora
46:26
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 92 М.
Enceinte et en Bazard: Les Chroniques du Nettoyage ! 🚽✨
00:21
Two More French
Рет қаралды 42 МЛН