Ayanda Msweli Foundation | KwaMaphumulo Inzukazikeyi | Ubuntu Health Centre

  Рет қаралды 146,717

AyandaMsweliTV

AyandaMsweliTV

10 ай бұрын

Пікірлер: 450
@bulelwampofana8093
@bulelwampofana8093 7 ай бұрын
Mzansi, we need to pray for babuMsweli more than anyone else ngoba isitha asi jabuli ngomsebenzi omuhle.
@Ndabenhle_mkhize1
@Ndabenhle_mkhize1 10 ай бұрын
Bab'Msweli😭😭 ngendlela osebenza ngayo..sengize ngyaksabela😭😭 ngicela uphephe Bab'Nongalo 🙏 uNkulunkulu angigcinele wena 🙏🇿🇦🌍#Our South African Father 🇿🇦🌍🙏👑🙏🇿🇦🌍💯
@dintlegabzmaroza2323
@dintlegabzmaroza2323 19 күн бұрын
Siyabonga baba Msweli sisacela futhi ubuye sifuna ukubona isphetho saloludaba
@thabilemkhize2585
@thabilemkhize2585 10 ай бұрын
😢😢waze wahlakanipha umuntu omdala, indlela nje achaza ngayo udaba body language, everything. Sengathi Unkulunkulu angenza umusa konke kuvele obala ngokushesha ukuthi uThula uphi bamenzanjani. UNKULUNKULU uthembekile siyabazi ubukhulu bakho namanje siyakwethemba uzosizwela kukho konke
@kaygee1756
@kaygee1756 10 ай бұрын
Uyazi nami bengibuka lokho.Ugogo uhlakaniphile kakhulu
@sethabilenxele8580
@sethabilenxele8580 10 ай бұрын
Lento isfundisa ukuthi singaghaleli izinto zabantu ngoba abanye bazithola ngezindlela zobumnyama. Kepha siy South Africa sithi cha ngegama like Thula
@zamakhuluse9121
@zamakhuluse9121 10 ай бұрын
Yaze yayi nganekwane into eyafike yachazwa uLuthuli 😥😥Kodwa akukho okufihliwe okungembuleka igazi la Thula lizozikhulumela 😭
@zamakhuluse9121
@zamakhuluse9121 10 ай бұрын
@@kaygee1756 Yeyi and unesibindi ugogo
@buhlemhlongo7481
@buhlemhlongo7481 10 ай бұрын
😭😭
@alldayglory9438
@alldayglory9438 9 ай бұрын
The wisdom that ugogo has , inkosi ize imthwale🙏
@nellymaneliza5603
@nellymaneliza5603 9 ай бұрын
This granny is very smart😮😮🤞🙏🙏🙏🙏
@nomvulamwelase8391
@nomvulamwelase8391 9 ай бұрын
Uyakhuleka ugogo ka Thula 😢
@SiyabongaButhelezi-lf3xo
@SiyabongaButhelezi-lf3xo 10 ай бұрын
Gogo ihlakaniphile and is very observing plz South Africa let's keep her safe, I fear for her life
@xoliendlovu8363
@xoliendlovu8363 10 ай бұрын
Uyabona uLuthuli lo akaqali ukuthatha lezingane kakhukazi ezingenamakhaya ayozenza umhlatshelo , ngobaphela inganekwanele. Ubenebhadi kulegame wathatha umuntu onedlozi eliphilaya lasheshe laphendula. Sekuwumphakathi okumele ubhekane naloLuthuli wakhona
@nomsathobile2033
@nomsathobile2033 10 ай бұрын
kuyacaca into ayijwayeel le
@khanyampontshane1807
@khanyampontshane1807 10 ай бұрын
Okunye okungasiza ukubamba uluthuli abavele abazali abalandlekelwa zingane ngoba lento mina ngibona ngathi kwawona amaphoyisa athinteka lapha kuyasetsheziswana lapha
@EvelynFundile-qh5jl
@EvelynFundile-qh5jl 10 ай бұрын
Futhike mphakath awum ngenyaw low luthuli akaphume ma taxn
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 10 ай бұрын
U Luthuli uyena ofanele amlande ngoba umsebenzi wokungcola eyothwala ngengane yabantu. 🇬🇧
@lufathe2726
@lufathe2726 9 ай бұрын
The Justice system is really letting this family down. This case was reported, I don't understand why the investigating officer is not taking over. Charge the two people with human trafficking and with Immigation act since bephume ngopotsho. These are serious offences.
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv 9 ай бұрын
Thank you for your insightful comment, we will utilise the information you’ve provided.
@nosiphoshabalala6749
@nosiphoshabalala6749 2 ай бұрын
Kindly please update us on the outcome...this world issomething else​@@ayandamswelitv
@Noone-jd7wv
@Noone-jd7wv 10 ай бұрын
Ngegama likaYesu akhonto ezokwenzeka kubo bazokuba safe oGogo. Ndiyathadaza uThixo anisikelele❤
@thokozanimthalane
@thokozanimthalane 10 ай бұрын
Awu kodwa, uSimakade waze waluveza usizo kwabampofu, nabamsulwa. ❤ ume njalo Nongalo!
@JoyceApril-fw9hw
@JoyceApril-fw9hw 10 ай бұрын
Baba Msweli sibonga uThixo ngawe.usizo olungaka kudaba olunje
@vistom5784
@vistom5784 10 ай бұрын
Ubuhlakani obukuGogo ayy bedlula obalamaphoyisa angamsizanga🤞🤝
@mjmeternal2696
@mjmeternal2696 10 ай бұрын
Bahlakaniphile abantu abadala. Aze ayihlazo amaphoyisa
@ntombim8033
@ntombim8033 10 ай бұрын
Siyabonga nongalo ngomsebenzi wakho omkhulu kangaka❤
@mazet5732
@mazet5732 10 ай бұрын
Kukho konke asithembe uJehova lomsebenzi uzowenza n akekho ozothinta ifamily ka Thulah siyawubiyela nge Gama lika Jesu waseNazaretha ukuthi asikho isikhali esilolelwe umndeni wakwaSthole esiyophumelela .Uhambo oluhle baba Msweli
@user-kx5rb1lc5b
@user-kx5rb1lc5b 10 ай бұрын
Cha waze wahlakanipha umama...siyabonga Nongalo
@Syamthembu5
@Syamthembu5 10 ай бұрын
Uyindoda emadodeni MfokaMsweli 🙌🙏🤝 ngathi mndeni wakwaSithole ungasizakala atholakale umfana🙏. Ibuhlungu into eyinziwa amaphoyisa akithi kubantu bakuthi sithule siyabuka nje 💔💔😭😭😭
@makhosiekunene4167
@makhosiekunene4167 9 ай бұрын
Babu Msweli ube carefully ungayenzi wedwa lento inobuthakathi phakaphi kodwa siyamthemba ujehova uzokuvikela amen
@nqobilethwala7241
@nqobilethwala7241 10 ай бұрын
Lomfana bathwala ngaye ay lezinyanga mbumbulu ezigcwele izwe😏umhlaba uyabhubha babu Msweli asazi sophephelaphi uNkulunkulu usilahlile😭😭😭😭imikhuba siyigile kweqa
@khanyampontshane1807
@khanyampontshane1807 10 ай бұрын
Baba Msweli yeyi inganekwane Lena kudlalwa ngomndeni nje lapha angithi bayazi kuzobanzima ukukhipha isidumbu eSwatini siza ngapha ingakho besho kanje😢😢 uzosha lomuntu
@nomanyolonolwazi5189
@nomanyolonolwazi5189 10 ай бұрын
hayi umama ngabe ubuthathaphi ubuxoki obungaka obuhlangeneyo. Ubothula kuba nawe iyoze ikwehlele eyehlele lo mama
@khanyampontshane1807
@khanyampontshane1807 10 ай бұрын
@@nomanyolonolwazi5189 nyithemba uyacaceleka manje ukthi ngiqondeni ukuthi Nolwazi next time wobuza uma ungezwa kahle ungaveli ukhulume nje
@nombukisozwane8548
@nombukisozwane8548 10 ай бұрын
Syabonga kakhulu Msweli🙏🙏kuyacaca amaphoyisa awanamsebenzi..umntfwana lo kwanikelwa ngaye enkosini yamazi(inyoka)..kube umndeni bowufikile wambona before aye mortuary bebazombona ngokushelela ngathi ifish
@dulasevenmduumhlongo293
@dulasevenmduumhlongo293 10 ай бұрын
Siyabonga Msweli uMsebenzi owenzela uMphakathi
@estherntuli4003
@estherntuli4003 10 ай бұрын
Umphakathi kumele ayoyhlasela lenyanga ichaze kabanzi Kodwa lezizinyanga azithathelwa ngani izinyathelo
@lindokuhleeric6138
@lindokuhleeric6138 10 ай бұрын
Logogo wayengaba umseshi. Uhlakaniphe kakhulu. Okshuthi labantu babeqola abantu. Umuntu ashiye imali emanzini bafike beykhiphe. Inkinga bona babesaba ukuykhiphela bese beqasha abant abanjengamapara.
@lindiwendlovu1413
@lindiwendlovu1413 4 ай бұрын
very powerful words by Ayanda Mseli mayesethi 'unkulunkulu angeke angishiye' kwazwela nakimi😢
@londiweshongwe4573
@londiweshongwe4573 Ай бұрын
oh Lord pls intervene
@user-qn3gl2rr4d
@user-qn3gl2rr4d 4 ай бұрын
Inhle into oyenzayo BabuMsweli baningi abantu abangalitholi usizo, nabomthetho abawenzi ngendlela efanele umsebenzi. Ngathi ungavikeleka uqhubeke nosizo lwakho
@tlokwejulia2231
@tlokwejulia2231 10 ай бұрын
Angibingelele bab' Msweli, lawo maphoyisa ayikho lendaba yokuthi ngeholide akusejentswa, bayakanga nje,libuhlungu loludaba, limpopo province
@talentngema5106
@talentngema5106 10 ай бұрын
Syabonga Nongalo ayiboshwe leMpunga yeNtshebe ewu Luthuli yaz lentshebe ngyayaz la KwaDukuza imboni.kmele ingenelele Nongalo kakhulu
@nomsathobile2033
@nomsathobile2033 10 ай бұрын
athi amaphoyisa akanacala nkosyami ukhona uyacanasa
@SnenhlahlaPrideworth-qb7oq
@SnenhlahlaPrideworth-qb7oq 10 ай бұрын
Kwaze kwabhlungu kushuthi uThulah babeyomenza umhlatshelo
@silindilenxumalo9541
@silindilenxumalo9541 10 ай бұрын
Exactly sis, u Luthuli akangayekwa. Kuningi akwaziyo, futhi kshuthi ziningi iyngane ezihambe kanje
@nokthulamiya2921
@nokthulamiya2921 9 ай бұрын
Uyabona lenyanga ezithwala ngabantu ave zinginyanyisa😢😢
@thokozanizwane7191
@thokozanizwane7191 5 ай бұрын
Kodwa usayekelwani uLuthuli nalenyanga engasile ,Nkulunkulu emkhulu babuMsweli ekulekelele njalo muhle kakhulu umsebenzi owenzayo 🙏🙏
@silindilenxumalo9541
@silindilenxumalo9541 10 ай бұрын
U Luthuli kunento angayvezi, ayaziyo. Izinto abazenzayo u Luthuli nalenyanga. Futhi nje baningi kunento. I'm sure ziningi iyngane zabantu abazithathe kanje 😢😢😢
@user-xx6qi6qs5k
@user-xx6qi6qs5k 9 ай бұрын
Kdwa la kuvela kut bathwala ngayo ingan yabant bayenza uMhlantshelo kulezilwan zaseManzin😢😢
@user-sf9cv2qv7r
@user-sf9cv2qv7r 10 ай бұрын
Yoh saze sanzima isimo esibhekene nomdeni ,sibonge nesibindi namandla ugogo unkulunkulu amunike wona wokuthi achaze udaba olubuhlungu kangaka ngomzukulu wakhe😢😢
@fanelesibongegazu398
@fanelesibongegazu398 10 ай бұрын
Intengiyibuka kuloludaba namaphoyisa analo ulwazi ngalenyanga ukt yenza lomsebenzi
@presh2011y
@presh2011y 10 ай бұрын
Cha ngyambonga uKhulu ngobuhlakani
@amandanobuhle8951
@amandanobuhle8951 7 ай бұрын
uNklnkl akubusise baba uMsweli ngiyalibona mina igalelo lakho emphakathini ngeswele amandla ngabe ngiyakusiza sisize umphakathi
@dondolomhlaba8438
@dondolomhlaba8438 10 ай бұрын
Keep up your good work Mr Msweli. Thank you
@thabilebongiwe3014
@thabilebongiwe3014 9 ай бұрын
ULithuli kufanele aboshwe uyalwazi lonke udaba angazi ukuth amaphoyisa amuyekeleni😢
@thembapaulhlabahlaba
@thembapaulhlabahlaba 9 ай бұрын
Ukhiphe imali... that's obvious
@lonambedla4243
@lonambedla4243 9 ай бұрын
Long live Tat'uMsweli, uThixo akufihle pantsi kwephiko lakhe.
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 10 ай бұрын
Umphakathi awuqoqane wonke uye kwa Luthuli achaze kabanzi ngoba kungenzeka akayiqali lento.Uze wazobayinyanga e Nzantsi ngakuthini waxoshwa yini kwelakubo.
@BusiMsesiwe
@BusiMsesiwe 2 ай бұрын
Sibonga uNkulunkulu ngawe babuMsweli siyamnxusa uNkulunkukulu aqhubeke akugcine❤
@sithandiwedumisa9761
@sithandiwedumisa9761 10 ай бұрын
😢 Kwaze kwaba buhlungu South Africa 😢
@preciousngcobo9421
@preciousngcobo9421 9 ай бұрын
Kanti yini umsebenzi wamaphoyisa bakithi?? Syabonga bab'Msweli umndeni waythola i closure umfana uzolala ekhaya ksasa.....noGogo uzophumula alale ubuthongo
@NozukoMbhodiya-hi2ni
@NozukoMbhodiya-hi2ni 10 ай бұрын
Kodwa umthetho waseMzansi jesu ....wonke umuntu u aware manje ukuthi abantu bayalahleka bayabulawa kodwa kuseneskhathi sokuthi akusetshenzwa wooow😢
@thokozanimthethwa5757
@thokozanimthethwa5757 10 ай бұрын
Syabonga babu Msweli.. Ay wakhuluma umntomdala ey kukhuluma umoya kubaba Ngeke Yaz way beka yavele yacaca wajula kakhulu..
@khethiwendlovu7514
@khethiwendlovu7514 9 ай бұрын
Isenzo salenyanga sikhombisa into ebihleliwe lena ngoba kwaziwa kuthi lezingane ezihlala emgwaqweni azinamuntu,as of amaphoyisa ayichazeki ake angelele obhekene nezamaphoyisa asiphephile South Africa uma kunamaphoyisa angawenzi ngendlela umsebenzi wawo qhubeka Nongalo usize isizwe🙏🙏
@sontogumede989
@sontogumede989 10 ай бұрын
Ningabaniki amadocuments ,nalawo maphoyisa ahlangene naleyo nyanga
@thabilemkhize2585
@thabilemkhize2585 10 ай бұрын
Hay ngokubuka kwami isayinde indlela kuloludaba if ubuka ukusebenza kwamaphoyisa, kahle, kahle mining iminyango ezothinteka lana ukulekelela ukuze loluhambo kube yimpumelelo😢
@sibongisenihadebe787
@sibongisenihadebe787 10 ай бұрын
Our police stations and polices in south Africa is a joke including the minister Bheki Cele
@musahlongwane4256
@musahlongwane4256 10 ай бұрын
Msangano awasile wonke
@user-mb2we6vw1g
@user-mb2we6vw1g 10 ай бұрын
😭😭😭 mina ngifisa umfana atholwe kubheke isimo sakhe ukuthi sinjn angiyizwa kahle nami lendaba,,,,nginokusolo bathwala ngayo lengane 💔💔
@mamsiemakubo2770
@mamsiemakubo2770 10 ай бұрын
Nami ngibona kanjalo n abaqali bahlala bakwenza kulokhu uThula uyewenza ukuhlakanipha watshela uGogo ukuthi uhamba nalesikhohlokali n wasebenzisa iPhone yakhe lomuntu okhohlakele noma edelethile amanumber akhe
@user-mb2we6vw1g
@user-mb2we6vw1g 9 ай бұрын
@@mamsiemakubo2770 qinisile injalo lendaba
@vincentmkhize6219
@vincentmkhize6219 9 ай бұрын
Waze wamubi Ngoni! Amaphoyisa akhona awasasebenzi ngamaholidi! Uzoniphelela umsebenzi madoda, musani ukuziphatha kanje. Phathani abantu ngendlela efanayo, akungabikho mehluko phakathi kompofu nocebileyo nakomncane nomdala.
@Ilubalyachalo
@Ilubalyachalo 10 ай бұрын
This story is giving Senzo Meyiwa Case with the Khumalo Spaza folks!
@gasisa78
@gasisa78 9 ай бұрын
Kunzima eSouth Africa noSenzo Meyiwa kwakungeke kwenziwe kanjena kuye if wayeqhamuka emndenini onemali.
@user-dl7gc6wx8u
@user-dl7gc6wx8u 10 ай бұрын
Syabonga Ku Msweli engathi engayifakela izibuko indaba yama police akamaphumulo.awafuni ukusebenza
@malusikhuzwayo9413
@malusikhuzwayo9413 9 ай бұрын
Professor Godo cela angenelele mhlampe khona into engenzeka
@prettymthembu5399
@prettymthembu5399 10 ай бұрын
Zimbi lezindaba. Umfana udayiswe Uluthuli emdayisa kunyanga yakhe. Kwakuhleliwe ukuthi uzobulawa eswazini. Inyanga isebenza ngaye Lomfana.
@sunflawa
@sunflawa 10 ай бұрын
Ufonele ugogo ebona ukuthi akaphephile
@user-hv4th9lc1s
@user-hv4th9lc1s 9 ай бұрын
Baba uqinisile, bathwale ngaye lomfwethu, lenyanga noLuthuli mele baboshwe bese uLuthuli akhiphe onke amaqiniso ngezingane zabantu...
@InkinselaYaseMgungundlovu
@InkinselaYaseMgungundlovu 10 ай бұрын
Thanks
@mpumelelomsongelwa3730
@mpumelelomsongelwa3730 9 ай бұрын
AMapolisa yiyo indima yawo lena nje! ULuthuli nenyanga! Mababoswhe,bavalwe abantu banga phamdle eSouth afrika amaphoyisa ukuba ayehluleka masizibambele ngokwethu sibabulale
@ntombisibeko6494
@ntombisibeko6494 10 ай бұрын
My question is, do all police undergo the same training or it differs from city to rural...by the sound of it..lamaphoyisa azidonyana...
@nkanyisontuli714
@nkanyisontuli714 10 ай бұрын
Izinga lokungawazi umsebenzi emaphoyiseni liphezulu kakhulu yonke indawo. La eThekwini mina sengike ngatholana namaphoyisa angakwazi ukugwcalisa i-accident report. Okwesibili sake sayobika ngengane elahlekile kwathiwa ayikho into eyenziwayo ungakapheli u24 hours. Kodwa ngiyazi ayikho leyonto.
@bhekandlazi2469
@bhekandlazi2469 10 ай бұрын
It's the same basic police training
@sifisosithole9631
@sifisosithole9631 9 ай бұрын
​@@nkanyisontuli714 Why ungazenzelanga I accident report,uphinde ubatshele ukuthi I missing person ayisalindi 24 hours ngoba unalo ulwazi
@nkanyisontuli714
@nkanyisontuli714 9 ай бұрын
@@sifisosithole9631 Sengazenzela on 2 occasions. Kwesisodwa isiganeko iphoyisa okwakufanele lingisize ePolice Station yase Newlands East lalinuka phu utshwala. Kuningi okubhedayo. Ngelinye ilanga ngaya kweyaka Dabeka ngahlala about 30 minutes ngingasiziwe ngoba iphoyisa elalikhona lalingafuni ukusho ukuthi alazi igcwaliswa kanjani ireport. Kwaze kwafika umphathi wathetha.
@Nombeko-vj6wn
@Nombeko-vj6wn 9 ай бұрын
​@@nkanyisontuli7141, if d12q2q3
@viwezinja145
@viwezinja145 7 ай бұрын
Luthuli and the Nyanga forced Thula at gun point to get inside the water and sacrificed him. Umntu osaba amanzi akaze angene evennif you offer them money.
@mandisahlabisa7705
@mandisahlabisa7705 Ай бұрын
Ngempela
@estherntuli4003
@estherntuli4003 10 ай бұрын
Mndeni ngiwumlandeli kandodana u Msweli mina ngise England U Nkulunkulu usewphendulile UMKHULEKO Iqiniso nje lizophuma ku Luthuli inkinga izoba semaphoyiseni ukuthi azoluphatha ngeqiniso awasekho amaphoyisa athembekile ugogo udinga I protection akasaphephile
@sontogumede989
@sontogumede989 10 ай бұрын
Amaphoyisa ayayazi lento nawo they involve la
@user-cf5ev2wi9x
@user-cf5ev2wi9x 6 ай бұрын
Zonke igemegeme engizizwa ngaphansi lekhasi lika baba uMsweli amaphoyisa adonsa izinyawo kumoshakala izinto anesandla esibi awawenzi umsebenzi
@mandisahlabisa7705
@mandisahlabisa7705 Ай бұрын
Owww uThula iphara..... Lo omthathile ubezitshela ukuthi umuntu ongenamndeni angamthatha kungabonakali lutho. Ugogo ubukhali ngeke umdide.
@KennethMdlalose-ei5on
@KennethMdlalose-ei5on 16 күн бұрын
And kushuthi into abayenza manyaka yonke ukuthi beyophakela lesilwane sakhe. Wase ebe nebhadi ngba iningi alinakiwe bayazenzela
@zinecele1140
@zinecele1140 10 ай бұрын
Mmm South Africa ibolile kwaMaphoyisa awazi enzani yonke into yinakele nje.
@l.odladla5923
@l.odladla5923 10 ай бұрын
Maphumulo SAPS hau... Ai ngiyema lapho 😔😔😔
@sethabilenxele8580
@sethabilenxele8580 10 ай бұрын
Kodwa ngempela amaphoyisa angawenzi kahle umsebenzi.. Acetshwa kubani?
@fundisiwengcobo-pz8bc
@fundisiwengcobo-pz8bc 10 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu Smakade kodwa shuthi uNkulunkulu ubesebaveza oBala oLuthili Kade baqala bethatha ingane zabantu😭😭
@mamsiemakubo2770
@mamsiemakubo2770 10 ай бұрын
Vele kulokhu babenebhadi lezikhohlakali💔
@MyolisiMvunguse
@MyolisiMvunguse Ай бұрын
Baba uMsweli uThola waba ngumhlabelo walenyanga wampha inyoka yakhe le athwale ngayo😢 Abalungile abantu bambi abasenawo unembeza
@nokuthulankomo7271
@nokuthulankomo7271 10 ай бұрын
Siyabonga bakithi baba Mseli unkulunkulu akubusise ukusiza abantu ngolandelela udaba yaze yababuhlungu lendaba . Good luck 👍 💓
@buyiengcobo9
@buyiengcobo9 10 ай бұрын
We Msweli, mina ngibona ukuthi inyanga yayihamba nomuntu eyomqola, lomfana wayezozenza inkosazane ukuze lo oqolwayo akholwe ukuth imali ilandwe inkosazane. Scam
@thabilemkhize2585
@thabilemkhize2585 10 ай бұрын
Lezinto ezinje ziyawudinga umphakathi ukubambisana ubuntu ukuze sinqobe usathane
@PhilwaneP-vv6xv
@PhilwaneP-vv6xv 10 ай бұрын
Mapolice awasebenzii ngeHolid😂😂ayiiii boo ngoba nathii singamapolice 😢😢😢Mmmm maphulo poor service 😢
@bukekamabhala7316
@bukekamabhala7316 9 ай бұрын
Babu msweli you are a star keep it up!!!! The family who is facing through this uphephise bo.God will be with them
@zandilemsweli9143
@zandilemsweli9143 10 ай бұрын
😢😢😢😢, asikhulekeni Mzansi. Izinsuku zokugcina lezi. Kubi, sidinga ukhukhulelangoqo womkhuleko. Bomama , asibubuleni sikhale kuJEHOVA. Nongalo, sicela uye kuProvincial Commissioner asichazele kukeluhlelo ukuthi yena uzokwenzenjani ngaloludadaba. Amaphouisa anesandla kuloludaba .
@nosiphomajozi1386
@nosiphomajozi1386 9 ай бұрын
Baba Msweli unkulunkulu Akugcine njalo uqhubek nemisebenzi emihle usize labo abangakwaz ukufinyelela
@fikilencokwana1175
@fikilencokwana1175 4 ай бұрын
Waze wamkhulu umsebenzi kaBaba wethu UMsweli...uthixo akamkhusele bakithi kulezinkinga ezingaka ahamba ezixazulula...
@nobuhlewinnie7714
@nobuhlewinnie7714 7 ай бұрын
Msweli ubizo lakho lujulile uNkulunkulu akugcine namathongo ase South Africa .
@khethiwempontshana6904
@khethiwempontshana6904 9 ай бұрын
Ngybonga mkhul injal nje lenyang ithwel ngalomfana kunzim emhlabeni
@BlessingChili
@BlessingChili 4 ай бұрын
Umenje babu Msweli ungapheli mandla iNkosi ize ukugcine amen
@NelyKhumalo
@NelyKhumalo 3 ай бұрын
Yes msweli sizoluthola ngo luthuli
@bulelwampofana8093
@bulelwampofana8093 7 ай бұрын
6:50 uNdosi uyadingeka la. asichazele ngalamapoyisa anga sbnzi nge holiday
@user-nl8tb5er1b
@user-nl8tb5er1b 9 ай бұрын
Ai.....abantuu bancolilee la emhlabenii😢😢 mina ngilungee nginjee
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 10 ай бұрын
Baba Msweli yabona let inzukazikeyi engathi bangasizakala igazi lomuntu liyakhulluma
@sharongasa2532
@sharongasa2532 10 ай бұрын
Awu Jehova yaze yabuhlungu indaba.. sesisetshenziwe lesisdumbu okubi kakhulu , umkhokha omubi nje kwiFamily manje zoqotha umndeni 😭😭😭
@BongiweNxumalo-jg9wu
@BongiweNxumalo-jg9wu 8 күн бұрын
Yoooh angikaze ngidinwe kanje simakade ama phoyisa kanti yini umsebenzi wawo .Nkosiyami phendula lomdeni😢
@SineguguSne-vp2kc
@SineguguSne-vp2kc 4 ай бұрын
Thank you Mr msweli
@user-hv4th9lc1s
@user-hv4th9lc1s 9 ай бұрын
SAPS is failing us ngempela. Sesobalekela kubani ngempela uma enza kanjena 🤔 Babu Msweli, ngicela ungakuyeki lokhu okwenzayo.
@siphindilemaphumuloZA_DURBAN
@siphindilemaphumuloZA_DURBAN 6 күн бұрын
WAZE WAKHULUMA INDABA EPHUSILE UMAKHELWANE EYY NKOSIYAMI
@Dr_V5_ZiK5_li5.
@Dr_V5_ZiK5_li5. 7 ай бұрын
Ewu Nongalo waKubona waKubeletha Bab' Eyi phosizaw'thin siKuphiwe uJehova uqobo lwaKh busiseKa Bab' 😢😢😢
@lindiwemajola3765
@lindiwemajola3765 10 ай бұрын
Igazi lomuntu liyakhuluma.
@fikilencokwana1175
@fikilencokwana1175 4 ай бұрын
Hawuuuu kodwa Uma kuthathwa umzimba kazi kuzoba kuwona yini umzimba okuyiwo.
@user-ho8cd9xo3p
@user-ho8cd9xo3p 9 ай бұрын
Sibonga baba ukuveza lendaba ebuhlungu kangaka kodwa sibonga uthixo ngokuveza lezigebengu
@thembekamankwali346
@thembekamankwali346 8 ай бұрын
Luthuli akaboshwe ngoba ukhulume izinto ezingafani.. Williams uthe wamshiya ngase spar okwesibili sekase Swaziland... Bhelu Cele akaphakame kuboshwe uLuthuli
@zozomkhabela52mkhabela48
@zozomkhabela52mkhabela48 10 ай бұрын
Siyakwethemba babuNongalo siyi South Africa, awakaze wahluleka, ngokusizwa uThixo kuzolunga baba ,dudu kwabo mndeni
@fikilencokwana1175
@fikilencokwana1175 4 ай бұрын
Yebo kumele uBaba uMsweli akhulekiswe kakhulu izimo abhekana nazo.🙇🙇
@thembiannah945
@thembiannah945 4 ай бұрын
Siyabonga baba may God b with u.🙏
@user-do9zf2se2p
@user-do9zf2se2p 7 ай бұрын
u Jehovah igama lakhe akahlulwa ilutho aniphephise kuzo zonke izindlela enizozihambha ngiya bonga Nondaba
@cindymthembu4248
@cindymthembu4248 10 ай бұрын
Weee amaphoyisa awasasebenzi nge holiday.?..lafa elihle kakhulu
@shortieyende3748
@shortieyende3748 10 ай бұрын
Babu Msweli akacaze kahle u Luthuli ukuthi kwenzakalani ngo Thula kuphela 💔💔💔
Ayanda Msweli Foundation | Safa Imikhovu Eyizintandane Update
28:24
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 207 М.
Ouch.. 🤕
00:30
Celine & Michiel
Рет қаралды 25 МЛН
MISS CIRCLE STUDENTS BULLY ME!
00:12
Andreas Eskander
Рет қаралды 20 МЛН
Ayanda Msweli Foundation | Ifu Elimnyama Phezukwethu
29:51
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 148 М.
Ayanda Msweli Foundation | Umkhuba Usendlini
34:11
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 104 М.
SESIFILE ZIPOKI ZISHAYA NGISHOAMAKHOLWA UMA EZOTHANDAZA
54:21
THULELENI TV
Рет қаралды 319 М.
Ayanda Msweli Foundation | Nans'iGomora
46:26
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 72 М.
Ayanda Msweli Foundation | Nkandla Case Part Four
1:04:52
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 186 М.
Ngamxolela uMkami Elale neNdodana kaMfundisi - And this is what happened!!!!!
54:05
Ayanda Msweli Foundation | Usukuphindile uNongoma Odume Ngakho
52:33
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 64 М.