Umthetho awushintshe bo soyiphindisela vese manje ngoba umthetho ulanda kude sokhathele thina yilamadoda asibulalela ingangane ngeke asihlanganeni bantu besifazana siyilwe lento
@spha4589 Жыл бұрын
Amadoda awakhishwe amaNtonto wonke futh😡
@lindokuhlesithole2289 Жыл бұрын
Labantu abenza into ebuhlungu kanje ukuboshwa akubafanele isgwebo sentambo masibuye benqunywe once yiyo into eyosiza akukho futh okunye ngoba umuntu mayeboshiywe akukho buhlungu abuzwayo yena uyaphakelwa ulambhedeni manje yin abazoyisaba ngokuboshwa basazolokhu beyinzile lento
@phumimabanga962 Жыл бұрын
Yaze yabuhlungu lento eyenzeka eMzansi😭😭😭...nengalo yomthetho ayswbenzi. Mina nje umuntu wathinta ezam izingane angthinti phoyisa, ngyomsika amasende ngimlahle eweni adliwe izinyoni zezulu!
@nsilayenja Жыл бұрын
Angilwi, amanzi ahlanganapi nokufa kwengane?
@nompumelelokhumalo4135 Жыл бұрын
Amanzi ayisidingo ngoba bezofihla nje umtwana ama preparations bazowenza Ngan adinga amanzi njengoba engekho nje ngoba umama ekhaya ngokuth nje nje bake beswele ngisho awokuphuza I'm sorry to say but lo mbuzo wakho uwumbhedo nje
@nsilayenja Жыл бұрын
@@nompumelelokhumalo4135 Ubuza kahle impela usasho ukuthi bazodinga amanzi, angikaze ngihlale emakhaya nase lokshinio kodwa lena yokuthi umbuzo wami uwumbhedo... usuyangixhaphela ke lapho we mmenso mwemfene onamahluli amane, zimbambo zenja