Ayanda Msweli Foundation | Usizi Lomuntu Omnyama

  Рет қаралды 25,141

AyandaMsweliTV

AyandaMsweliTV

Күн бұрын

Пікірлер: 41
@samukelomadide797
@samukelomadide797 2 жыл бұрын
Ewuu ukhlupheka madoda😭😭😭😭. Syabonga Ngwenya. Ngabe yiyo lesouth Africa ekhululekileyo esathenjiswa yona. Asphume kuhulumeni sizenzele sisizane.
@Thabile4851
@Thabile4851 2 жыл бұрын
Isizotha sababa Msweli mengena emzini womuntu 👏imsebenzi yakho baba iyabonakala nkulunkulu ngathi angaksiza nje qhubeke njalo👏
@sanelentuli2339
@sanelentuli2339 2 жыл бұрын
Syabonga baba uMsweli muhle umsebenzi owenzayo,inkosi ikubusise syabonga Ngwenya yakithi🙏🙏🙏🙏
@Sheesh-b7m
@Sheesh-b7m Жыл бұрын
Syabonga osomatekisi basebenza bandla ingelosi ewugogo is so grateful kuko konke futhi ❤😘
@rosedyantyi3802
@rosedyantyi3802 2 жыл бұрын
God bless you bhuti Ayanda wenza umsebenzi omhle KAKHULU 🙏🙏🙏
@bhekisisadladla9218
@bhekisisadladla9218 2 жыл бұрын
Uyindoda mfoka Msweli ubuntu onabo siyabonga.
@sunflawa
@sunflawa 2 жыл бұрын
The importance of community... Gogo was in his house engazi ukuthi kudlula ubab Msweli... Kanti her lovely community iyam'mbona ... Love this... Let's take care of each other
@khethiwendlovu7514
@khethiwendlovu7514 2 жыл бұрын
Siyabonga zinsizwa zamatekisi,babuMsweli 🙏nabobonke abamsizayo ugogo,ngenelela maspala,khansela isimo sikagogo siyanidinga ,usukhulumile Nongalo 🙏🙏God bless you all
@mduduzisekudu3281
@mduduzisekudu3281 2 жыл бұрын
Elakhe alibuyi lilambatha baba Msweli ngyazi nkulunkulu zobanawe akaze akulahle uzosizakala gogo ngo jehova emuhle sekuwena Hulumeni wethu Msweli 💔💔
@lindokuhlemazibuko773
@lindokuhlemazibuko773 2 жыл бұрын
Usunguhulumeni wethu baba uMsweli syabonga nkosyami inkosi isigcinele wena
@WorldvisionSouthAfrica8564
@WorldvisionSouthAfrica8564 2 жыл бұрын
Ewuh ukuhlupheka Kodw engabe sokwenzenjani Shembe Nkulunkul Wam 😭💔
@fikilendlovu2750
@fikilendlovu2750 2 жыл бұрын
Nkosi enamandla 😢🙏Jehova ngenelela nakulesosimo
@PhilisileMhlongo
@PhilisileMhlongo 2 жыл бұрын
Kusekhaya bakithi konjomanje❤️😢
@nokwe1679
@nokwe1679 2 жыл бұрын
Ngicela number yakho nkosiyam khona lana bahlala khona bawu 9 ku one room and nawo akuwona owabo isino nkosiyam babumsweli ngiyacela nkosiyam kuse mpangeni esikhaawini
@zandilefakazi3309
@zandilefakazi3309 2 жыл бұрын
Uty gogo kumsweli ilove u nibahle kwamsweli ngaty akulalwa kugogo amahlaya sithanda ogogo abanjenake thina ayilaba abangafun kuguga 🚮
@zodwasibutha1855
@zodwasibutha1855 2 жыл бұрын
Umzimkhulu wonke kunzima kwamanye ama families JEhova ngenelela abantu abadala abanakwanga ,,, even namakhansela wakhona awanaki lutho,,,
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv 2 жыл бұрын
0725188602
@sunflawa
@sunflawa 2 жыл бұрын
lol gogo has jokes... Siyabonga bab Msweli
@simphiwedzanibe1144
@simphiwedzanibe1144 2 жыл бұрын
Unkulunkulu akuphe impilo ende Bab'uMsweli iZandla zendlul'ikhanda ngyabonga ngokuthi mawuzwa loludaba usukumele phezulu ngibafisela iNhlanhla sengathi kungezwela nakulabo esebephumelele bafake nabo isandla izoVuka i South Africa ngoba angeke uGcine la kwi kzn bayakubona nakwamanye ama Province
@SizakeleMBONAMBI
@SizakeleMBONAMBI Жыл бұрын
Uyaphila uNkuĺunkulu ohamba naye Muthwa,kubonakala ngemisebenzi yomusa nothando oyenzayo.U 're a blessed soul ever.Stay blessed.❤
@tazetmrgoodmusic
@tazetmrgoodmusic 2 жыл бұрын
❤️🙏
@MsiziDlamini-cm4tj
@MsiziDlamini-cm4tj 10 ай бұрын
Badla Mali harry gwala behlabenyuka ngemoto phela
@sphamandlasandile3531
@sphamandlasandile3531 2 жыл бұрын
Odriver bakithi syabonga lokho enikwenzayo
@noluthandongqulunga8000
@noluthandongqulunga8000 2 жыл бұрын
Ngyafisa ukusiza abantu kodwa uthi mawcela usizo ebantwini ucelela omunye kubesengathi ulamvela kubona
@SimphiweCyril-g6y
@SimphiweCyril-g6y Жыл бұрын
Nongalo ksayiyo iGbv le
@nomkhosinojiyeza8407
@nomkhosinojiyeza8407 Жыл бұрын
Mmmm kunzim emhlabrn shym .nkos
@NkosinathiZulu-nw1xi
@NkosinathiZulu-nw1xi Жыл бұрын
Sibonge ngwenya unyazi lukwandisele insuku zokuphila
@Mzilankathi
@Mzilankathi 2 жыл бұрын
Ukhulenjalo msweni
@azandemzileni8220
@azandemzileni8220 2 жыл бұрын
ANC vese ifile bakwethu asishitsheni ivote yebonine how many years no change
@sanelentuli2339
@sanelentuli2339 2 жыл бұрын
Nooooono singafaki ipolotiki usfake isandle kusizakale abantu bakithi,eKapa bayahlupheka abantu koda akuphethe let ANC okhuluma ngayo noma yakho,singahlanganisi izinto ezingahlangani
@sindisiwe99
@sindisiwe99 2 жыл бұрын
Mmm kwaze kwabuhlungu Mzansi ngenelela 💔💔💔
@TheMAPHOLOBA
@TheMAPHOLOBA 2 жыл бұрын
1st to comment
@sibongisenisphesihle5402
@sibongisenisphesihle5402 2 жыл бұрын
Pho?
@thembimdluli3882
@thembimdluli3882 2 жыл бұрын
Uyahola yini ngokuba wokuqala 🙄🙄
@justufc5377
@justufc5377 2 жыл бұрын
Uyislima ndoda hai
@sunflawa
@sunflawa 2 жыл бұрын
The people here pressed about him announcing that he is the first to comment... Nihlushwe yini?
@TheMAPHOLOBA
@TheMAPHOLOBA 2 жыл бұрын
I wish I can comment nginiphendule kabi but ukuthi 1st to comment kusho ukuthi ngiyibukile I video I was also the 1st person to watch it am showing support to the channel manje abanye abantu they are personalizing everything
@nomavusotshabalala4515
@nomavusotshabalala4515 Жыл бұрын
Ayibo kungasekhaya
@Sheesh-b7m
@Sheesh-b7m Жыл бұрын
Abantwana babazukulu?! Wiii bayazala lapho kulowomnyama jehova 🤦🏿‍♀️ bazalela and sure case nalezongane azondliwa. Ay nezingane ay mncm
When you have a very capricious child 😂😘👍
00:16
Like Asiya
Рет қаралды 3 МЛН
How Strong Is Tape?
00:24
Stokes Twins
Рет қаралды 43 МЛН
coco在求救? #小丑 #天使 #shorts
00:29
好人小丑
Рет қаралды 110 МЛН
Gatsheni 2024 Album (updates)
1:56
IMPELA TV - Topic
Рет қаралды 2,4 М.
Ayanda Msweli Foundation | Usizi Lumi Lodwa
16:22
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 38 М.
Floyd Shivambu: WHY I left EFF and Joined MK Party.
9:38
Daily Updates ZA
Рет қаралды 2,1 М.
EP 43 || Thando Dlamuka | Isencane Lengane | Umshado awuhlukile nokuba i security yemizi yabantu |
1:09:59
Meaningful Conversations with Zandy Mfeka
Рет қаралды 294 М.
Ayanda Msweli Foundation | Nquthu Qhudeni Crisis
14:40
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 19 М.
ISiTHUNYWA
30:59
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 72 М.
Lead investigator labels Meyiwa's murder a hit
40:37
Newzroom Afrika
Рет қаралды 4,9 М.
Nongoma Futhi Part Three | Iconsi Ligcwalisa Ibhakede
23:14
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 63 М.
Ms Mpungose- Umendo nendlela
58:01
Lucky Mthombeni
Рет қаралды 272 М.
Ayanda Msweli Foundation | Nans'iGomora
46:26
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 88 М.
When you have a very capricious child 😂😘👍
00:16
Like Asiya
Рет қаралды 3 МЛН