Ayanda Msweli | Izinyembezi Zendonda | Community Development

  Рет қаралды 207,242

AyandaMsweliTV

AyandaMsweliTV

Күн бұрын

Пікірлер: 750
@jabuphakathi37
@jabuphakathi37 2 жыл бұрын
Ngiyabingelela Mr Msweli,manje Uma kukhona esingasiza ngakho singaxhumana kanjani
@davidmanqana2915
@davidmanqana2915 2 жыл бұрын
Mr. Msweli, Thank you so much for the broadcast, I wish most men can watch this clip, south African jails would become empty and Families will be built on a strong foundation. May the Lord bless that gentleman.
@martinnkunzi6842
@martinnkunzi6842 Жыл бұрын
I never cried so much Bab'Msweli siyabonga, please send me your details we would like to help
@nunuweza2173
@nunuweza2173 2 жыл бұрын
Sibiza izidalwa zakini Nkonyane nezasekhakomama zikulekelele Gagane kunzima kunjena ithuba olitholayo ukhulume nonkulunkulu ubeke udaba lakho uzixolisile noma ungazi wonani kubani.....ngizwa ubuhlungu ngabantwana ngoba zikhanda inhlupheko izinyembezi zomzali 😭 Jehovah akukhusele Nogalo akuphe amandla amaningi ukulwela yonke lemiphefumulo ekwethembayo ngezinkinga zabo
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv 2 жыл бұрын
Ngwenya siyabonga kakhulu
@khethukuthulabiyase3010
@khethukuthulabiyase3010 2 жыл бұрын
Ngyacela nami ningithinte siyahlukumezeka singadoda ikakhulukazi eMandeni
@gugumazibuko6275
@gugumazibuko6275 10 ай бұрын
Emgathi umgakwazi nawe mfowethu uthole ukukhuluma nobabuMsweli. Kuhle ukuyikhipha inhlungu ungayicindezeli.
@katlegomampane7052
@katlegomampane7052 2 жыл бұрын
Iyhoo this story really relate to mine as a young person ,to cut story short, I was kicked out of the house, apparently I got car accident on 3 september 2022 , now um a tenant , in a shack alone , be strong mfowethu, believe in God 🙏
@nonkululekosibeko3646
@nonkululekosibeko3646 Жыл бұрын
It's sad that when a woman is abused justice is served but when it's a man they have they have to trust God. Justice has to serve both women and men
@NomvuyoMagini
@NomvuyoMagini Жыл бұрын
​@@nonkululekosibeko3646😂😢😂
@zodwagumede2801
@zodwagumede2801 Жыл бұрын
Sorry bhuti,UNkulunkulu ukhona
@PatriciaMthembu-j3b
@PatriciaMthembu-j3b Жыл бұрын
Eyi Nkosi yaze yabuhlungu Indaba angathi Umdali angakusiza Baba ,syabonga Baba uMsweli iNkosi ikukhulise ngegxathi lwakho emphakathini
@thabilemsimango8802
@thabilemsimango8802 5 ай бұрын
😭😭😭UHULUMENI UNAKA WOMEN ABUSE,MEN ABUSE IS REAL.BANINGI ANESILISA ANASHAYWA NGABESIFAZANE😭USHIYE EWUXOVILE UMUZI WAKHE LOMAMA😭
@LetholaJohannesPheko
@LetholaJohannesPheko 3 ай бұрын
Mr Msweni I'm a Sotho guy in Freestate, you're really a God send messenger. I don't have words to say, but keep doing what God sent you to do. I pray God to give you many more years to do good things
@_MPN_
@_MPN_ 2 жыл бұрын
Lezizingane ziyakhohlwa noma azikho aware ukuthi umzali awumvoteli . Ubaba ,ubaba,akujiki noma ngabe umbona emubi. Nalomama ushaywe uNkulunkulu,wayedukisa izingane. Kukhona usuku ezizomdinga ngalo ubaba.
@mthethu9154
@mthethu9154 Жыл бұрын
What a painful story😢.uNkulunkulu uzolulungisa udaba lwakho Baba.siyabonga Baba uMsweli abantu abanjengawe bayadingeka kulomhlaba osuphenduke into esingayazi😢
@ntokozozungu8381
@ntokozozungu8381 2 жыл бұрын
Izingane nje ezangena indaba yabantu abandala bathatha i side la Mama bangambuza u Baba wabo ukth kwenzakalani, ei futh Unkulunkulu uyobaphendula one day
@abxgalela5275
@abxgalela5275 2 жыл бұрын
Uqinsile bafo
@nompumelelopriscilla4521
@nompumelelopriscilla4521 2 жыл бұрын
Eish this is so touching💔
@madlala_thando
@madlala_thando 2 жыл бұрын
Futhi Bhuti, ziwrong kakhulu lezingane. And mangibheka la lomfazi bengasamudingi loBaba ayikho nje into eyabaxabanisa okanye ingoba nakhu waphelelwa umsebenzi loBaba yeey angeke sazi yho
@9onkentbc833
@9onkentbc833 Жыл бұрын
Zisazothwaka kanzima lezongane umdali usazokuphendulela mntomdala
@NomvuyoMagini
@NomvuyoMagini Жыл бұрын
Kwaze kwababuhllungu
@nomnothomthethwa4027
@nomnothomthethwa4027 2 жыл бұрын
Ngaze ngakhala nkosi yami khona abantu abahlukumeza obaba babo thina sibadinga kangaka uze ufise ukumvusa emathuneni , kodwa Nyambose engathi ungasizakala unkulunkulu unawe ngibonga ukuthi ukwazile ukukhhuluma abanye abantu besilisa abakhulumi 🤗🤗🤗
@mbalindzabandzaba373
@mbalindzabandzaba373 Жыл бұрын
Cc Nami ngaze ngaza ngakhala xm, the way ngidzinga ubaba ngakhona xm
@ntombikayisemazibuko1159
@ntombikayisemazibuko1159 10 ай бұрын
Usho uliphinde siysfisa kubavusa obaba bethu nkosi
@NokwenziwaBiyela
@NokwenziwaBiyela 2 ай бұрын
Cha uyingane awunazo baba
@asandamgcanabana1434
@asandamgcanabana1434 2 жыл бұрын
Mina owam ubaba wangilahla angimazi kodwa bona badlala ngaye ooh jehova ngaze ngakhala Mr Msweli Sir thank you ukumenza akhulume ekungaphakathi uBaba uyeza umusa
@siyavelantanga8944
@siyavelantanga8944 Жыл бұрын
Mr. Msweli, Thank you so much for the broadcast, I wish most men can watch this clip, south African jails would become empty and Families will be built on a strong foundation. May the Lord bless that gentleman. Qhubeka ume nje Msweli
@sincerely_sphesihle
@sincerely_sphesihle 2 жыл бұрын
Mukhulu umsebenzi owenzayo Msweli. Its a powerful thing ukubhoboka kwendoda ngoba ayathula. Siyabonga kakhulu, I hope to get means to assist you one day. What you are doing is fantastic. Siyabonga.
@GrammaGramma-jr2fg
@GrammaGramma-jr2fg Жыл бұрын
Unkulnkulu.asigcine.yena.umsweli.syabonga
@BongiweDlamini-x3c
@BongiweDlamini-x3c Жыл бұрын
Izinyembenzi zendoda aziweli phansi
@luckybheki4948
@luckybheki4948 2 жыл бұрын
thank you babu msweli this is the initiative that government had to take to stop GBV hai lento yoku lokho be memeza stop GBV stop GBV and ngapha abenzi lutho... you are having a plan in action...cause also women abuse men and we men are scared to speak out cause of this stigma esithi ''yindoda enjani le ehlulwa ngumfazi'' nathi weve got feelings as men and we do get hurt....phambile phambile babu msweli seyizophela yonke lento ye GBV mawenza knaje government must learn from you
@yoliswabuthelezi2095
@yoliswabuthelezi2095 2 жыл бұрын
kwanzima kwamhlaba engage bayozenzenjani izinyembezi zomuntu omdala,amandlendoda awapheli mntanomutu.Siyabonga Msweli uwusizo kakhulu akubiyele njalo UNKULUNKULU .
@sbonisombhele5200
@sbonisombhele5200 2 жыл бұрын
Ngyakwazi ukuphuma kwezinyembezi uhlunywezwa umuntu othandana naye. Kubuhlungu ngoba owesilisa usuke engekho ephutheni. Syabonga Buti ukuthi ukhulume.
@vukaniandile2222
@vukaniandile2222 2 жыл бұрын
May this movement breeds the greatest impact in our communities .Siyabonga baba Msweli 🙏🏽
@zandilemakhathini7855
@zandilemakhathini7855 2 жыл бұрын
Kubuhlungu kunjalo kodwa uyindoda emadodeni, Le zingane sizozi sola ngalento eziyenzayo ‘ zizokukhumbu u Msweli indoda emadodeni phola nsizwa
@sibusisobohlela9868
@sibusisobohlela9868 2 жыл бұрын
Syabonga Babumsweli ngomsebenzi omuhle kakhulu kakhulu🙌🙌🙌 Baba sbonga ukuty ukuveze ukungabikhi ryt ngoba sbukeka njengezi Lwane✊ UThixho akusikelele
@nombusonombuso8960
@nombusonombuso8960 2 жыл бұрын
Unkulunkulu zolidala icebo kodwa lezingane ziyojeza phambi kajehova 💔😥
@khethiwendlovu7514
@khethiwendlovu7514 2 жыл бұрын
Yabhlungu indaba indoda ikhale kanjena 💔💔ukhombise isbindi sokukhuluma ulubeke udaba etafuleni ekubeni kuthiwa indoda ayikhali,ongathi ungaluthola usizo babuMsweli umsebenzi wakho uyamangalisa uThixo akubusise 🙏
@ZionMusicReloaded
@ZionMusicReloaded 2 жыл бұрын
May God bless you bab'uMsweli for all what you're doing for abantu bakith, ukukhuluma njer kukodwa kyasiza kwehlise ulaka. Ngyathemba ngemkhuleko nosizo financially from abantu abakhonayo ubaba usekahle manje.
@nkosinathipangwa1713
@nkosinathipangwa1713 2 жыл бұрын
THIS IS VERY PAINFUL BE STRONG NDODA GOD IS GREAT
@busisiwemabena9924
@busisiwemabena9924 2 жыл бұрын
uNkukunkulu uzolidala icebo, futhi elakhe lingephikiswe, kwaze kwabuhlungu. Siyabonga bab'Msweli
@eunicegumbi5424
@eunicegumbi5424 2 жыл бұрын
Mr Msweli may God bless you in a very Mighty way the job you are doing is great mfowethu, sebenza wobongwa kwelizayo
@SibongileNkosi-Kunene
@SibongileNkosi-Kunene 4 ай бұрын
Awww bab' uMsweli ngyajabha ngiseSwatini, ngaya kofun ubaba wam eVryheid owangshiya ngingena kagrade1, ngafica usizi umuntu omdala engthela ngosizi nezinyembezi. angbange ngisambuz imibuzo enganginayo. UNkulunkulu wangeza ngabanokuthula ngingakasho lutho. Asingafak ingane enxabanweni yethu singabazali, abakuxolele babe emaphutsa akho nibuysane. Ungayekeli ukubahlola ngoba bangabantwana bakho ekugcineni. Uthando lomzali alunamkhawulo nobe ngabe bakone bafika ekugcineni. Xola mntomdala. Ubulima busentanyeni yengane.
@Precious-v6q
@Precious-v6q Жыл бұрын
Yaa life is something else baba be strong God is there . Lezo Ngane mangabe kungezakho Ngempela 1 day is one day😢😢
@malefaradebe1333
@malefaradebe1333 2 жыл бұрын
Sibonga ukupha amadoda I platform babuMsweli. Athwele amadoda la emnyango and afela ngaphakathi wonke nomthetho uyawafeyila amadoda. Asthembe le platform iyovula amaningi amehlo kuvuleke neminyango yosizo.
@junerosengubane9457
@junerosengubane9457 2 жыл бұрын
Siyabonga Nongalo ,ibuhlungu kakhulu lendaba nfoba qbantu besifazane bayahlukunyezwa babulawa kabuhlungu sibelokhu sizibuza kwenzekeni ushonephi unembeza kobaba ,kanti umlilo ubaswa yithi singabantu besfazane sifake nabantwana umoya omubi ,sikhohlwe ukuthi uNkulunkulu uyabuka eseZulwini and kuyayiwa kubo kaqiniso ,Nkulunkulu asigcinele wena babMsweli
@Zolwandle4209
@Zolwandle4209 Жыл бұрын
My mother is Lonely baba, I will ask God to Give you direction so that you can marry my mom.... she doesn't have any other kids except me and I'm married so nizobaright
@PhilileDlamini-xu9ht
@PhilileDlamini-xu9ht Ай бұрын
bagcina betholene kodwa?
@nothilexulu8667
@nothilexulu8667 Ай бұрын
Hau cc ngaze ngakuthanda ayandile le oyenzayo, asithembe nomama wavuma.
@ThembekaSwekeni-xz8ge
@ThembekaSwekeni-xz8ge Ай бұрын
😢😢😢😢story sika Tata yhuuu hope seyaba ryt Nkosi Yam😢😢
@bayandamkhwanazi1709
@bayandamkhwanazi1709 8 ай бұрын
Impela amadoda abhekene nezimpi yet no one takes action. Thank you baba Msweli for reaching out to this man.
@bawelilengubane6863
@bawelilengubane6863 2 жыл бұрын
Siyabonga baba u Msweli ukuthi sizwe ukuthi kunokuhlupheka okungaka emadodeni ehlushwa abafazi bawo kwaze kwabuhlungu
@lindokuhlemazibuko773
@lindokuhlemazibuko773 2 жыл бұрын
Nyambose phola icala la ukuthi uphelelwe umsebenz kodwa izinyemez zakho soze zawela phansi kubhlungu nkosyam syabonga baba uMsweli
@phineasmotaung3691
@phineasmotaung3691 2 жыл бұрын
Please ningawa skip ama adverts. Iwo anceda ukuthi I my ngwenya Yami iqhubeke noku producer ama video.
@welcomemtunganikweyama9317
@welcomemtunganikweyama9317 Жыл бұрын
we are living in a country whereby voices of mans are being ignored but the fact is we are in hot water in this country.
@angelmathe1963
@angelmathe1963 2 жыл бұрын
Engikuthandayo izophendula i-underground hand.Ngeke aze akuthole ukuphumula lomama for hurting such a gentleman.Uzohlupha zona lezingane sekmele zimxolisele kubaba
@Sheesh-b7m
@Sheesh-b7m Жыл бұрын
Akashonanga yin kanti umawegenge futh?
@nikeziwe
@nikeziwe 2 ай бұрын
@@Sheesh-b7mThink usho ngale kwethuna kuthi ngeke akuthole ukuphumula cz uzohlupha zona izingane esefuna ukuxoliselwa
@samdlamini338
@samdlamini338 2 жыл бұрын
Kwaze kwabuhlungu ngakhala ngaze nganesibibithwane 😭😭😭😭😭 ngicabanga usizi olungaka 😭😭!! Siyabonga baba ngoba kukho konke akuphumanga sdumbu abanye babeyoqeda ngenkemba kepha uyindoda yezwi uyamazisa u Nkulunkulu . Siyabonga baba u Msweli 🙏🏻
@sthembisocele9153
@sthembisocele9153 2 жыл бұрын
Eishii ukhalile nawe
@marksibiya6300
@marksibiya6300 2 жыл бұрын
💔💔💔 kwaze kwabuhlungu ngakhala
@thembekilemsomi1149
@thembekilemsomi1149 Жыл бұрын
Onkosi yami qina Nyambose. Kodwa ngithi izithunywa zakho zikhona. Nonkulunkulu wakho bazokulwela. Izinhlambuluko ezisazoqhuma lapha. Die Pope sal dans
@beuranhlapo-h8l
@beuranhlapo-h8l Ай бұрын
Kungenzeka umama ubedliwa isazelo sokuthi lezingane azizalwa yilobaba futhi ukwenza kwazo zikgonbisa ukuthi ziyazi ukuthi akuyena ubaba but God is watching and izinyembezi zakho ngeke ziwele phansi.nikhohlakele zingane
@sabelisiwenolwazi6148
@sabelisiwenolwazi6148 2 жыл бұрын
kwaze kwabuhlungu ukuk'bona ubaba ekhala😭😭 story sakhe ngisilalele ngikhal saze saphela ..Sibonge naku baba uMsweli ngosizo akanalo 🙏....sengathi baba angawuthola umsebenzi.
@steenkampsibomvu9560
@steenkampsibomvu9560 2 жыл бұрын
Ey kunzima emhlabeni, ndirhalela nokwazi ukuba abantwana bazintoni male or female, njengoba benentliziyo ezimbi kanje💔💔💔nxxx
@scalesofjustice2877
@scalesofjustice2877 Жыл бұрын
​@@steenkampsibomvu9560 both
@thulanidlamini1472
@thulanidlamini1472 2 жыл бұрын
Ei kunzima bafowethu kubona indoda ikhala kanje kungesiyo yodwa maningi umehluko ukuthi le inesibindi siyabonga kakhulu kuwe baba u Msweli nakulo iqhawe leli ngoba kwenzile kuwubuqhawe obehlula baningi🙏
@bonisiwensibande7012
@bonisiwensibande7012 2 жыл бұрын
Maboni N
@nonhlanhlalynette8072
@nonhlanhlalynette8072 Жыл бұрын
Kwaze kwabuhlungu bandla unkulunkulu uzokusiza l
@khululiwedlamini6720
@khululiwedlamini6720 2 жыл бұрын
Ihlukumezekile lendoda bakith😭
@phindatshibase8937
@phindatshibase8937 2 жыл бұрын
Baba uMsweli cha muhle umsebenzi wakho, siyabonga baba. Ewuuu cha saze sanzima istori sakho baba kodwa uNkulunkulu uzokusiza, okwezingane zakho ke nje kuyadumaza kakhulu ngoba zivele zathatha iside likamama kuphela. Futhi kunzima ukuba ubaba bese uzithole ungasa sebenzi.
@spha4589
@spha4589 2 жыл бұрын
No one is perfect and everyone deserves a second chance🙌
@onebangojim8482
@onebangojim8482 2 жыл бұрын
Kubuhlungu kakhulu kuyadabukida i wish bekuhona nje ii number afumaneka kuzo utata sizokwazi ukuphosa esinako
@PinkyMpanza
@PinkyMpanza 8 ай бұрын
yes uqinisil bt lokho sikusho uma mhlamp kuthiw bakhihliwe mayb ukumnik imithi yabo lokhu akusil nje iphuth lento eyamabom nje bayadelel lab
@AndiswaNqobile
@AndiswaNqobile 6 ай бұрын
😢😢😢😢😢😢😢Soooooo sad.... angikaze ngikhale kanjena ai kulungile baba unkulunkulu uzokupha amandla
@nonhlanhlakhumalo6434
@nonhlanhlakhumalo6434 2 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu,baba Msweli ,unkulunkulu akubusise kakhulu ✊🏽
@rosebudsibeko452
@rosebudsibeko452 10 ай бұрын
Lomama akayukuthola ukuphumula la elele khona. Siyabonga Msweli. Thina awomama bethu bebengafuni sikhulume noma yini engasile kubaba abe ewrong. Labantwana funa basuse lesiqalekiso abazifake kuso bayekele ukukhipha izinyembezi zomzali. Bazokubona kubantwana babo nabo.
@siboneloshazi9677
@siboneloshazi9677 2 жыл бұрын
Angfuni kwakuzwa side lezingane ezigamanxe ezindabeni zabantu abadala...uthixo engathi angaqinisa lobaba..
@frankzuma8914
@frankzuma8914 2 жыл бұрын
Nangempela Baba uMsweli siyabonga kakhulu uveza inyembezi zamadoda ash ahlukumezekile kakhulu, njalo uqinisile nxa ethi iningi labaphathi baphezulu kodwa wena awuziphakimisile
@mduduzimakhoba5005
@mduduzimakhoba5005 2 жыл бұрын
Ngwenya siyabonga umsebenzi omuhle owenzela umphakathi.. Nkulunkulu uzowenza Umusa Uzozesula I Nyembezi
@eudorahmcdonald1005
@eudorahmcdonald1005 2 жыл бұрын
Hi baba Msweli it's so 💔 may the Lord help this man.
@mummsymyeni2735
@mummsymyeni2735 2 жыл бұрын
Kukodwa engikushoyo ukut nalezo ngane impilo yazo noma eyezingane zazo iyophelela lapho isilinganiso olinganisa ngaso omunye nakuwe kuba njalo
@pastorthanduxolomdladla4577
@pastorthanduxolomdladla4577 2 жыл бұрын
Isandla sidlula ikhanda Baba uMsweli uNkulunkulu akubusise aphinde akugcine Amen 🙏
@siyabongahlatshwayo6929
@siyabongahlatshwayo6929 2 жыл бұрын
Bab msweli cela number kaBaba mhlampe khona langingasiza khona
@nkosinathikhanyile9604
@nkosinathikhanyile9604 2 жыл бұрын
Kuyajabulisa ukuthinteka kwakho mf2
@sanelentuli2339
@sanelentuli2339 2 жыл бұрын
Syabonga kakhulu mf2 inkosi ikubusise, kwande izandla zidlula ikhanda,engathi konke okwenzayo empilweni kungahamba kahle 🙏🙏
@nosiphonosipho6076
@nosiphonosipho6076 2 жыл бұрын
Cela I number yakhe useduzane NAMI yazi khona engamsiza ngakho cela I number yakhe babu msweli
@nellysibeko7923
@nellysibeko7923 2 ай бұрын
Yaze yabuhlungu inhliziyo yam. Though le clip isindala kakhulu. Siyabonga Msweli ukuthi uyasemukela nezinkinga zethu. UnguBaba wethu sonke weqiniso unguJehova wethu wasemhlabeni esithi uma sikhala kuye asilalele angagcini lapho, bese eyasilekelela. Nkulunkulu siyabonga Msweli uhlukile kulomhlaba.
@lumkampalala5786
@lumkampalala5786 Жыл бұрын
Syabonga Babu msweli akwaz ubaba ukhuluma nawe ukhuluma kulungile ubhodle konke okungaphakathi nkosiyami 🙏 ngikhale kakhulu nkosiyami ibuhlungu I ndaba yalo baba
@thembisiyaya3206
@thembisiyaya3206 2 жыл бұрын
Siyabonga Nongalo umsebenzi owenzayo, eish kwaze kwabuhlungu ukbona ubaba ekhala💔😭
@thokozanintinga3560
@thokozanintinga3560 2 жыл бұрын
This is painful sengathi baba ungasizakala ngiyayazi let yokuvele unfafuneki ungazi wenzeni kutshelwe ingane yakho ngawe ube mubi nami ngisesimweni esithi asibenjalo kodwa ngiyazi ngelinye ilanga kuyovela may God bless Bab Msweli
@nondumisongcobo9229
@nondumisongcobo9229 2 жыл бұрын
Very Sad Story....Very Brave man uzoba right bekezela👏👏
@mynameisnotjeff2589
@mynameisnotjeff2589 2 жыл бұрын
Anazilutho ngintshele
@buyiemnguni92
@buyiemnguni92 Жыл бұрын
@@mynameisnotjeff2589 kanti what's the story
@mynameisnotjeff2589
@mynameisnotjeff2589 Жыл бұрын
@@buyiemnguni92 the story is ushawa izinduku zakhe, mutsheleni anichazele ayeke ukukhala nx
@buyiemnguni92
@buyiemnguni92 Жыл бұрын
@@mynameisnotjeff2589 I sensed an unfinished story there. No kid and mother in their normal senses can turn against a person,like none,noo Maan khona akufihlayo
@nomancube602
@nomancube602 Жыл бұрын
Kubakuhle nje ukuthi ma kukhona elinye iside elihlukana laleli lizwakale lalo kodwa for leli elibikiweyo kubuhlungu ukubona umuntomdala ekhihliza inyembezi sengathi uThixo lezinyanya zakwabo zingahambela nga kuye umuntomdala
@mkhethynene3854
@mkhethynene3854 2 жыл бұрын
Ngegama laJesu kukhulu engikufisela kona ukusizakala baba ukuphola ebuhlungwin kukhanye konke mkhul uJehova wethembekile methembe namanje🙌🙏
@lumkampalala5786
@lumkampalala5786 Жыл бұрын
Heart breaking baba awuthathanga mphefumulo wamuntu awushayanga muntu unkulunkulu uzokusisa baba unkulunkulu akuphe amandla uqine ube strong
@sandiseniximba2
@sandiseniximba2 2 жыл бұрын
Inyembezi zendoda zizwisa ubuhlungu💔💔💔
@promisedudu3490
@promisedudu3490 Жыл бұрын
This is very painful 💔 I feel 😢 sorry for this man I hope one day he will be ok
@musawenkosinkosi940
@musawenkosinkosi940 9 ай бұрын
Ngingubaba wezingane, umyeni kunjosikazi, ngisemncane. Ngoba indlela ibuzwa kwabaphambili, ave nginokubonga baba ukusithulela izigameko ezinemfundiso engaka, hawuuuuu kumnyama la ngaphandle heyi Nkosi. Siyafunda njalo, usuzuze i subscriber Mhlonishwa ngoba kuningi. Akwande!!!!!
@rebeccakhumeleni7474
@rebeccakhumeleni7474 2 ай бұрын
Wow that's so sweet introduce them to one another and make this man happy, what's happening to him is so unfair and cruel, but they'll pay one day
@mpumelelogingqi1770
@mpumelelogingqi1770 2 жыл бұрын
Uma sekukubi eympilweni zethu siyizingane sosola abathakathi kodwa iyqalekiso sizilanda zile kude why iyngane zithatha iside without ukuhlala phansi nabazali bobabili sizwe kahle istory then kwakhiwe uxolo. Baba kuzolunga abakini banawe
@mirriammathimba2486
@mirriammathimba2486 2 жыл бұрын
Umama wakwakho Baba akaze wakuthanda usithathaphi isindi sofaka abantwana engxoxweni zenu...phephi baba nkulunkulu uzokusiza 💔💔💔
@slungulegugulethu2274
@slungulegugulethu2274 2 жыл бұрын
Kwazona nj ingane yini zingene indaba zabantu abadala okonakala nj
@Sheesh-b7m
@Sheesh-b7m Жыл бұрын
Aybo ungahlala nendoda 45 years ube ungayithandi? Ay ngeke khona okunye esingakwazi la mhlampe naye ubaba khona angakwazi okubanga yonke lento. Side phela lesoskhathi bafwethu akukwazi
@LinduyiseCele
@LinduyiseCele 10 ай бұрын
Amen makube njengokusho kwakho Baba nami ngisho lawo mazwi phezu Kuka Baba wesizwe 🙏🙏uNkulunkulu akubusise kukho konke Bab Mswele baba wesizwe uyisibusiso esikhulu ezweni🙏🙏we love you Dad♥️♥️💯♥️♥️
@lulamagodongwana935
@lulamagodongwana935 Жыл бұрын
Yhoo bab' Msweli zibuhlungu izinto ozilalelayo zethulwa ngabantu,,,nkosi ithel'umusa phezukwakho
@thembahlatshwayo6938
@thembahlatshwayo6938 2 жыл бұрын
Lenhliziyo onayo Baba uMthethwa ungayiyeki iyona eyokukhanyisela uNkulunkulu nengelosi yakho ekugadile iyokulwela. Ngcela ubheke umsamo ugxile ezindabeni ezithintene nawo ulungise kuvuleke kukhanye
@thandolwethusibiya1939
@thandolwethusibiya1939 2 жыл бұрын
Akaze ngikhale kanjena 😭😭😭sengathi engasizakala u Baba nkosyami 💔💔💔💔Kunabantu abahlukumeza uBaba thina sibadinga ezimpilweni zethu
@mpontshaneshuthathokozani4931
@mpontshaneshuthathokozani4931 Жыл бұрын
Umhlaba loo, what goes around, will comes around, same things will happen to them, u cannot treat ur father like that, Iam ashamed what curse would follow. Sbonge kubaba Msweli , so informative
@bomikaziportiandaba8369
@bomikaziportiandaba8369 Жыл бұрын
Kanti kuyobaqoqa ukuhlwa
@noziphomngoma7742
@noziphomngoma7742 2 жыл бұрын
Yaze yanzima indaba yakho Baba ngelinye ilanga uJehova uyozisula lezo zinyembezi unesibindi🙏🙏🙏🙏🙏😭😭
@generalmnatule2220
@generalmnatule2220 2 жыл бұрын
Eish, this is so heart breaking... 💔💔💔💔
@khumbulanikunene9657
@khumbulanikunene9657 2 жыл бұрын
Waze wabuhlungu umoya wami angikaze ngiphatheke kabi kanje ngi feel(a) sengathi ubaba wami lo ohlukumezeka kanje
@lindelwa632
@lindelwa632 2 жыл бұрын
Not me crying nkosi yam yaz kubi ukukhala komuntu omdala 😭😭😭😭😭
@zanelezanele5918
@zanelezanele5918 2 жыл бұрын
Nami ngyakhala nkos yami😭😭😭
@zamasibadlamini3098
@zamasibadlamini3098 2 жыл бұрын
Abantu abasano baba abaphilayo babaphathe kanje😥😥 Nkosi yam
@sithandekilentini2580
@sithandekilentini2580 Жыл бұрын
😭😭😭 ibuhlungu lendaba kababa kodwa kuzalunga ngegama lenkosu Jesu🙏🙏
@bomikaziportiandaba8369
@bomikaziportiandaba8369 Жыл бұрын
It’s sad hle
@ThembisileNxumalo-z5n
@ThembisileNxumalo-z5n 7 күн бұрын
😢😢ey ngyakhala
@sbahleminnie431
@sbahleminnie431 2 жыл бұрын
Kwaze kwabuhlungu angikaze ngikhale knjee ubaba mangbe wayonile ngempla kwakungahlwa ngan phans kodwa izinyembezi zakho baba ziyisiziba ezizocwila abenzi bobubi ngenelela Jehova
@zanelemthembu7119
@zanelemthembu7119 2 жыл бұрын
This is heartbreaking 😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢
@ntombisibanda7508
@ntombisibanda7508 2 жыл бұрын
kwaze kwabuhlungu mmmmh kunzima Thixo.Unkulunkulu ubhekile baba uzokuphendulela
@NonhlanhlaLondiwe
@NonhlanhlaLondiwe 2 ай бұрын
UJehova akugcine Bab' Msweli , yabuhlungu indaba 💔kaBaba . Ngiyethemba sesaba ngcono isimo. Lomama ikhona into okwakufanele ayibhodle kuBaba wadlala umoya omubi wakhetha kumxabanisa nezingane . Izindonga zomuzi awakha Baba zizomkhulumela. Awadliwa kanje amandla omuntu.
@sakhilekunene2548
@sakhilekunene2548 2 жыл бұрын
Msweli siyabonga ngomsebenzi omuhle owenzele ubaba sibonge nabaphathi bakho sithi halala khozi fm 🙏🙏🙏
@thabiledlamini7513
@thabiledlamini7513 2 жыл бұрын
Zaze zanonya izingane zakho 🥺🥺 but zizojeza lezonyembezi zakho aziweli phansi 😢😢
@khumbulanizulu4004
@khumbulanizulu4004 Жыл бұрын
Ewu yabuhlungu indaba.mandle ndoda awapheli.
@nomaswazimsweli3585
@nomaswazimsweli3585 2 жыл бұрын
Ai Baba wami Nongalo msebenzi yakho mihle kakhulu iyancomeka ,ngifisa ngathi baba nyambose angasizakala asulwe izinyembezi...mmh mese indoda ikhala kwabuhlungu kangaka kuyezwela ngabazali bethu💔
@patrickscelo3427
@patrickscelo3427 2 жыл бұрын
Angibingelele Msweli naweNyambose,,Angiqalelapha,izingane zibonisana zodwa bese abazali badingide udabalwabo bodwa hhhaayii nezingane.Ok sekwenzekile zangena phakathi odabeni kepha kwakumele zilalele macalonke phela kungabese sekubhekwa nganhlanye bakwethi ngoba ungathola ukuthi naye umama unawo amaphuthakhe.Mawuzolalelakahle uthilobaba lukhon'unyawolwedada kulenxushunxushu.Makaphile ubaba athole umsebenzi aqalekabusha ebese abhekisise angizuchaza kakhulu.Syabonga Msweli ngobambiswano.😭😭😭😭😭
@siphesihlezulu9138
@siphesihlezulu9138 2 жыл бұрын
Ubuhlungu bokuba indoda ungasakwazi ukbeka lutho etafuleni uphenduka into nje emndenini awnazwi 💔 Lubhlungu udaba lwalo Baba
@Zaneleniza
@Zaneleniza 4 ай бұрын
Ey niganwa izinkilayitheka sikhona nkosiyami sizilungele sigugela emakhaya ncese baba udlala izingane nje ezigxambukela izinto zabantu abadala sengathi ungaluthola usizo bakithi 🙌
@nomkhosichiliza2222
@nomkhosichiliza2222 2 жыл бұрын
Nkosi senze sikwazi ukungafihli singadluli emhlabeni,singakhulumanga amaqiniso,Mama udlule emhlabeni engalenzanga iqiniso,kwakumele ahlalephansi nobaba nezingane akhulume umama,akhulume unaba,izingane uzishiye namuphi umqondo ngoyise,makunephutha,kubuyiswane
@nokwandacharline5084
@nokwandacharline5084 2 жыл бұрын
Lezingane zalobaba ngeke zilungelwe lutho
@mynameisnotjeff2589
@mynameisnotjeff2589 2 жыл бұрын
that's what y'all think
@madammkandla9670
@madammkandla9670 2 жыл бұрын
Ibuhlungu indaba yakho baba yazi kodwa abafazi isibindi esingaka kuzolunga baba ngelinye ilanga sizokusiza sizokuthola ngobaba umsweli siyabonga baba ukuthi usivezele lobuhlungu obungaka Obaba bafela ngaphakathi bazokukhumbula baba abantwana bakho inyembezi zomzali zibuhlungu 😭😭😭
@victormuziwandile5229
@victormuziwandile5229 2 жыл бұрын
Impilo inzima ngenelela nkosi 🙏🙏🙏ngiyabonga baba msweli ume njalo baba
@zandilembuyazi807
@zandilembuyazi807 2 жыл бұрын
Mmmmm nkosi yami 😢😢😢 khona abantu abanesono emhlabeni. Jehova ngenelela
@nkosinathikhanyile9604
@nkosinathikhanyile9604 2 жыл бұрын
Eish eish...... Yaze yabuhlungu into engiyizwayo. Ngiyafisa ubaba asizakale
@tholangcobo2804
@tholangcobo2804 2 жыл бұрын
Babumsweli angazi singabonga within kwi south Africa siyabonga
@BusisiweHlengiwe
@BusisiweHlengiwe 4 ай бұрын
Woo wena oganile cc iyeza leyomini uyombona umthakathi sekubuya izimpendulo zikadad
@siphakemenduduzombatha1243
@siphakemenduduzombatha1243 2 жыл бұрын
Yokuphendulela baba Nkulunkulu kulaba abasele ngane ngiba seqalile kowokqala
@fikilencokwana1175
@fikilencokwana1175 8 ай бұрын
Ncese Baba wethu uThixo uzokusiza uthixo usakuhlelele lithi izwi lenkosi " lithi ngiyindoda yempi uthi thula uthi cwaka ngizokulwela.Baba Luthuli siyabonga ukuthwala umuntu kaThixo.ukuhlonipha kwakho Nongalo Msweli sibonga ukuzikhandla nokungakhethi muntu 👏👏🤗❤️ futhi sohlala sikuthanda Baba wethu uthixo akuvulele yonke iminyango lapho untenable khona uzosiza kuhambe uThixo phambili👏👏God Bless You.29:30 29:30
@ntombikayisembhamali2920
@ntombikayisembhamali2920 2 жыл бұрын
Bafazi singamamenemene amaxoki coz umuntu owakhohlisa ingane umama weyenikeza izingane i information engasiyo wow kodwa unkulunkulu uzoba naye ubaba
@portiavilakazi9921
@portiavilakazi9921 2 жыл бұрын
But Nazo kwakumele zizwe I side likayise kwanazo ziyabheda
@zakithimpanza7460
@zakithimpanza7460 2 жыл бұрын
Eyyyy akukhulumeki,umoya wam wephukile,ayiii khona ayahlukumezeka amadoda la emnyango🥺😭😭🥺
@mbongenimbuyisa7433
@mbongenimbuyisa7433 2 жыл бұрын
Lwaze lwaba buhlungu udaba lubaba 😭😭😭. Okusengenzeka uthi ubaba uhlupheka nje yinto eyakhiwe ngamanga 😢😢😢
@thembekamtshozeni8587
@thembekamtshozeni8587 2 жыл бұрын
yooo Lo mama yini umphatha kakubi kangaka umyeni wakhe 😱😱 ngikhona mna Tata to support you🙏
@busisiwemfeketo3023
@busisiwemfeketo3023 2 жыл бұрын
Kwaze kwababuhlungu indaba ka Baba, maba mxolele u baba ngoba umzali ngumzali ayikho I Dustin Yomzala. Futhi nesitolo somzali asikho akubekho uxolelwano inyembezi zomzali sisiqalekiso 🤝
@nokuthulanala4735
@nokuthulanala4735 2 жыл бұрын
Kubuhlungu kuyavuka nakimi uma esezintabeni ubaba 😭😭ngenxa yomndeni Mmmm 😭😭😭
@nompumelelopriscilla4521
@nompumelelopriscilla4521 2 жыл бұрын
Yooo masekukhala indoda anje ,,,ai lomama asoze alibone izulu🤞
@zodwagumede5700
@zodwagumede5700 2 жыл бұрын
Yaze yabuhlungu inhliziyo yami umshado walo baba ungenwe zingane zakhe nkosyami kodwa iqalekiso zizoba landela
@NonhlanhlaMbusi-wn3bv
@NonhlanhlaMbusi-wn3bv Жыл бұрын
May God bless you Baba Msweli 💪🙏🙏
@nunungema4412
@nunungema4412 Жыл бұрын
Awu Msweli umuntu akaswelwa menawe. Wayigagxa insizwa ibika udaba olunzima. Waba nayo laze lashona ilanga. Watching From the Netherlands
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu Ngwenya
@SandraThobela
@SandraThobela 9 ай бұрын
Ngiya bonga bab'msweli inkosi i kubusise. Nawe baba unkulunkulu izokulwela😢❤
@sibongisenisphesihle5402
@sibongisenisphesihle5402 2 жыл бұрын
Unkulunkulu uzolenza icebo🙏
Ayanda Msweli | Usizi Lomuntu Omnyama | Community Development
21:54
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 113 М.
Ayanda Msweli Foundation | Iyebo Lima Thixo Part Three
1:30:13
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 8 М.
За кого болели?😂
00:18
МЯТНАЯ ФАНТА
Рет қаралды 3,2 МЛН
Yay😃 Let's make a Cute Handbag for me 👜 #diycrafts #shorts
00:33
LearnToon - Learn & Play
Рет қаралды 117 МЛН
Lazy days…
00:24
Anwar Jibawi
Рет қаралды 6 МЛН
ANGISAKUFUNI-YOU ARE NO LONGER GIVING ME😂
18:11
KingGingerTV
Рет қаралды 8 М.
Ayanda Msweli Foundation | Amanzi Aphehlw’Ekhaya
15:59
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 99 М.
DR Mabalengwe ephakamisa izinyosi
13:17
IZINGONYAMA MEDIA
Рет қаралды 73 М.
Isangoma siveza okuthusayo ngo VVO, uthi akasifuni isithwalo sakhe.
11:07
Sthembiso Mngoma
Рет қаралды 223 М.
Dr Mnguni Ekhuluma Nemikhovu Yakhe Bukhoma
14:16
Real TV1 Stories
Рет қаралды 700 М.
Ayanda Msweli Foundation | Safa Imikhovu Eyizintandane | Ukuthwala
50:44
Usizi lowesifazane owalala nenyoka eyesabekayo
40:34
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 119 М.
I-MANAGER  YAKWA SHOPRITE INGIHLUKUMEZA NGOKOCASI
24:38
THULELENI TV
Рет қаралды 85 М.
За кого болели?😂
00:18
МЯТНАЯ ФАНТА
Рет қаралды 3,2 МЛН