Bayothi uthwele bheka!

  Рет қаралды 14,257

Impunga Yesintu TV

Impunga Yesintu TV

Ай бұрын

www.impungayesintu.co.za

Пікірлер: 61
@mogalelegae8526
@mogalelegae8526 Ай бұрын
YadliMpunga madoda, kohlatshwa inkomo road to 100 thousand subscribes🎉🎉🎉🎉🎉🥳
@NhlakaniphoZungu-p8p
@NhlakaniphoZungu-p8p 5 күн бұрын
Ijulile bhuti ngiyayithanda lenkulumonyengelosi kaShembe Kanye nendlu yayo....
@xolanindlovu4785
@xolanindlovu4785 Ай бұрын
Ayi yabona Mpunga yesintu imfundiso zakho bhuti ziyawuvula umqondo kimi ezintweni ezini zesintu uqhubeke njalo bhuti uNkulunkulu awukhulise umsebenzi wamakhehla akoFuze
@samuelmbokazi2318
@samuelmbokazi2318 Ай бұрын
Ngiyakulandela ngihlala ngikulalela,kunjalo uhlala ushaya khona,ngikubonile kimi ngaphumelela kakhulu,ngaphinde ngazondwa umfowethu omncane afundile ungu sokhemisi afundiswa yimi.akhona u Baba.bakhala kanjalo nakimi bathi ngathatha izinhlanhla zabo.angifundanga kimi kwaba ukuphupha ngenza ngaphumelela.
@user-cm8ol3nq9u
@user-cm8ol3nq9u Ай бұрын
Ayi sengathi ubaba wasekuphakaneni angaba nawe..akuwena.wedwa.ophila.leyombilo..miningi imindeni. ....ephila leyonbilo yokubonelana.
@samuelmbokazi2318
@samuelmbokazi2318 Ай бұрын
Ngiyabonga ugcineke.uphuphe kahle.
@cyrilscelo3582
@cyrilscelo3582 Ай бұрын
Baba mpunga yesintu syabonga kumakhehla akwembethe ngokusipha indlela yesintu yokuphila kuningi esikufundayo siyawubona umehluku
@MpendulenhleZikhali-wm3hn
@MpendulenhleZikhali-wm3hn Ай бұрын
Amen Khehla Syabonga
@patriciadube2471
@patriciadube2471 13 күн бұрын
🙏🙏🙏🙏
@nomusampume5129
@nomusampume5129 Ай бұрын
Siyabonga mkhulu mpunga ,izimfundiso zakho ziyasikhulisa
@MelusiMdlalose
@MelusiMdlalose Ай бұрын
Amen mkhulu
@hollywaybets
@hollywaybets Ай бұрын
Mpunga siyabonga ngokuhlezi usimbula inkungu engqondweni, akukho owake wathi mukusho kwadida ingqondo, konke nje kuyawenza umqondo, uShembe nethonga likwandisele.
@thembekangcobo5543
@thembekangcobo5543 Ай бұрын
Owakwethu wena bhutwam ❤ithonga likwandisele ubuhlakani
@manelisifusa8010
@manelisifusa8010 Ай бұрын
Much respect
@mfanafuthikhumalo473
@mfanafuthikhumalo473 Ай бұрын
Impuuuungaaaa! 🙏
@SaneleZondi-vy6cb
@SaneleZondi-vy6cb Ай бұрын
Amen 🙏
@VusiNigro-lv9hy
@VusiNigro-lv9hy Ай бұрын
Ngiyakuzwa mina mpunga
@bonganikhumalo221
@bonganikhumalo221 Ай бұрын
Ngiyabingelela mpunga yesintu mengilalele ngizwa uthinta kakhulu ukubika inkolo umuntu asuke eyithathile ngabe mhlambe yonkinyo iyabikwa yini emsamu njengoba nginemisebenzi yezandla engiyenzayo ukukhanda izinto zagesi ngilungisa ama dstv nokunye kodwa ngibona nemali ingahlali nabantu behlupha ukukhokha ngabe mhlambe ingoba angiyibikanga yini lemisebenzi ngaphandle kwalo engiwubambe kubelungu nokuthi mawubheda umsamu makumele ngiyibike lemisebenzi ngingaya yini entabeni nokuthi ngingaphathani ngibonge ngisazophenduleka 🙏
@user-lg6ei5hz5s
@user-lg6ei5hz5s Ай бұрын
Amen mkhulu🙏🙏cha ngifunda kakhulu kuwe
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Ай бұрын
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 Ай бұрын
Impungaaaaaaaaa
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Ай бұрын
@@sannamasemula6710 Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@mthandorynothando7606
@mthandorynothando7606 Ай бұрын
❤❤❤
@user-qw6tf7xv1u
@user-qw6tf7xv1u Ай бұрын
Limqotho Mkhulu phambili ngomsebenzi omuhle
@ThabaniNzuza-mm3zd
@ThabaniNzuza-mm3zd Ай бұрын
Wayibeka mntwana we Thonga
@thabaningema6847
@thabaningema6847 Ай бұрын
Mdedele angene
@sibuntuli4109
@sibuntuli4109 Ай бұрын
Ngiyabonga ukuhlangana nalenkulumo ngoba ngibhekene nalesesimo
@zamanimavuso8163
@zamanimavuso8163 Ай бұрын
𝗠𝗽𝘂𝗻𝗴𝗮 𝘆𝗲𝘀𝗶𝗻𝘁𝘂
@sibusisombatha6187
@sibusisombatha6187 Ай бұрын
Mfwethu 💯 iqiniso lelo .
@user-yl1jt3gx7e
@user-yl1jt3gx7e Ай бұрын
Ukhulma mkhulu uk'bika kuvula impumelelo nasempilweni yakho
@sandilemazibuko9620
@sandilemazibuko9620 Ай бұрын
Ngifunda lukhulu
@Sontomvilakazi
@Sontomvilakazi Ай бұрын
Sithwala kanzima emathempelini masibhodlaswa amathongo sinimoya stathukwa kuthiwe asgeze iydalwa zibhodla ubuthakathi bafa ethakatha nibuhlalu siyakgishiswa
@tjngema8410
@tjngema8410 Ай бұрын
Funda ukucela ekhaya ngaphambi kokuphuma: 1. Uye esontweni 2. Uyohlwaya usizo ngempilo 3. etc Awuceli ngosuku ozophuma ngalo, kepha kusasele izintsuku ngaphambi kokuphuma. Lokhu kungukubahlonipha futhi kubanika ithuba lokukuphendula. Lalela izibonakaliso bese wenza lokho abakutshela khona. Musa ukuphoqa.
@preciousprecious7581
@preciousprecious7581 Ай бұрын
Nami ngiyabhodla sonke iskhathi kakhulu esontweni 😅 kodwa esontweni lami ku normal ukubhodla banengi futhi
@tshidisomashiloane6719
@tshidisomashiloane6719 Ай бұрын
Saobona mpunga yesintu, nginombuzo la, ukuba womlanjwana yinto e hlambolukile esintwini noma qha?
@bhekimashaya8885
@bhekimashaya8885 Ай бұрын
Ngiyawubonga u 2020 unyaka engazingayo le channel yeMpunga yeSintu
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Ай бұрын
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@ubuhlebethongotv5347
@ubuhlebethongotv5347 Ай бұрын
​@@vusimngomezulu2500Kodwa Vusi nokuhlanya 😂😂😂
@LuckyMajozi-ok5su
@LuckyMajozi-ok5su Ай бұрын
Akumele enakwe lo
@thommasilo9145
@thommasilo9145 Ай бұрын
​@@LuckyMajozi-ok5suufuna simkhohlwe njengesambulelo e Taxin umaselimile izulu😂😂😂
@ZweliDladla-ch5ue
@ZweliDladla-ch5ue Ай бұрын
Uyalimela iqiniso mfoka Mbanjwa siyozihlulekela ukuvusa imizi yokhokho inkulumo yakho icace bha Abe nawe uhixo uvikelek
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 Ай бұрын
Sawbona Mkhulu.ngicela ukubuza ukuthi iNkolo kaShembe ibikwa nini ekhaya?ngabe emva kokubhabhadiswa,ngabe emva kokuya ogodweni kumbe emva kokuklekla?
@ThobahThabethe
@ThobahThabethe Ай бұрын
Sanibona ngicela kubuza ngingamubhalela kuphi uBaba impunga yesintu noma ngingenzenjn ukuxhumana naye, ngoba ngikude kakhulu naye ngeke ngikwaz ukuya emphelandaba okwamanje?
@Buhlempondo
@Buhlempondo Ай бұрын
Uyavuma mkhulu mandivume
@mnqobikhumalo3120
@mnqobikhumalo3120 Ай бұрын
Ngikuthandela iqiniso mkhulu awuchemile into ukuyibeka njengoba injalo.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Ай бұрын
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@mnqobikhumalo3120
@mnqobikhumalo3120 Ай бұрын
​@@vusimngomezulu2500awuke uqhubeke ubuke ama video e Mpunga yesintu ulalelisise kahle uzophenduleka kulowo mbuzo.
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 Ай бұрын
KODWA MPUNGA UYAFUNDISA KWANDE
@user-oi8mf9mf4l
@user-oi8mf9mf4l Ай бұрын
Sawbona ngicela ukubuza Mpunga kuyicala yini Uma nivusa isibaya ekhaya noma kungekho mfuyo.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Ай бұрын
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@andilemkhize5694
@andilemkhize5694 Ай бұрын
​@@vusimngomezulu2500unesicefe kodwa ngalombuzo wakho ongenanqondo njengawe
@sizwevincentnxumalo1639
@sizwevincentnxumalo1639 Ай бұрын
Cha mfwethu kuhle kakhulu lokho ngoba siyindawo ehlambulukile yabantu abadala. Uzobese usibika kubo ucele kube nemfuyo. Uma is ikhona imfuyo ngisho inkomo eyodwa uphinde ubabikele ubacele bayitholele ithongo elizoyelusa.
@lungelosikobi6980
@lungelosikobi6980 Ай бұрын
ku right kakhulu lokho, umuzwa onawo usuka kubo abadala. Sakhe lesibaya
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Ай бұрын
@@lungelosikobi6980 Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@user-fs2jk1gp9g
@user-fs2jk1gp9g Ай бұрын
Ngicela I number yakho mkhulu ngidinga usizo
@sizwevincentnxumalo1639
@sizwevincentnxumalo1639 Ай бұрын
Zilokhu zivela nje kwi screen
@thabaningema6847
@thabaningema6847 Ай бұрын
Mawugezelwabadala wenzanjan?
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Ай бұрын
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 Ай бұрын
Ahlala kwaMngomezulu.
@SphaMagwaza
@SphaMagwaza Ай бұрын
Mabegezwa okokuqala kuyaye kufanele ukuthi ulungise imbuzi eseyiqhumamponjwana engakazali ,okoqala okufanele ungalenziphutha lakho ❤
@mfundongcobo6988
@mfundongcobo6988 Ай бұрын
Mkhulu sbonga ukuthi usuwedwa njengasekuqaleni. Labantu owawubabiza kwi channel babefike abanye bangcolise ichannel abanye babo
Kuthiwa unenhlanhla kodwa awuyiboni kwenziwa yini lokho?
26:01
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 57 М.
King Bhaka uveza imfihlo ngo pastor Mboro nenyanga yakhe
27:40
ТЫ С ДРУГОМ В ДЕТСТВЕ😂#shorts
01:00
BATEK_OFFICIAL
Рет қаралды 6 МЛН
Llegó al techo 😱
00:37
Juan De Dios Pantoja
Рет қаралды 61 МЛН
Best Toilet Gadgets and #Hacks you must try!!💩💩
00:49
Poly Holy Yow
Рет қаралды 23 МЛН
Impumelelo yakho ivinjwe ilenhlambuluko ongafuni ukuyenza eqondene nawe nqo
18:25
Bheka impilo yakho @lizwintulwana761
32:36
Lizwi Ntulwana
Рет қаралды 10 М.
Ukugeza ibhadi ngobulongwe || Cow dung || Isigezo Part1
5:55
Makatani_TheNewAgePantsula
Рет қаралды 4,8 М.
Isthunywa Samanzi.[0780046059]
10:45
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 13 М.
Ukulamula umbango wabantu abadala
15:42
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 12 М.
Umshana uma eseganiwe uvusa uMuzi kabani?
15:41
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 14 М.
Bamgile wakhala okade ebheja ishende ngemali
27:23
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 23 М.
Uma ungasizwa yilutho ake wenze lokhu
15:18
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 19 М.
ТЫ С ДРУГОМ В ДЕТСТВЕ😂#shorts
01:00
BATEK_OFFICIAL
Рет қаралды 6 МЛН