SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngadidiswa amawele ngagcina sengilala neli wrong! | S1 - EP68

  Рет қаралды 63,394

Blaqlife TV

Blaqlife TV

Күн бұрын

Пікірлер: 235
@mlungisimashinini6584
@mlungisimashinini6584 8 ай бұрын
Ugcolile; ulawulwa uSathane uxabanisa obhuti😢😢
@ziphomzolo5547
@ziphomzolo5547 8 ай бұрын
Siyezwa maDlangamandla Mnisi wezimvula. Ukhule ngane yakwethu. Muhle umsebenzi wakho ❤
@NonjabuloDlamini-h3c
@NonjabuloDlamini-h3c 8 ай бұрын
Uyisfebe yekelani kuxoxela abangani ngabantu benu
@mondlinxumalo8234
@mondlinxumalo8234 8 ай бұрын
Udoti wentombazane uzoxabanisa ingane zandawonye wenza kahle angasenzani isifebe ulwabishi womgodoyi uyoba umfazi oyidungamuzi wena qhubeka ufebe
@SiyaMsweli
@SiyaMsweli 8 ай бұрын
😂😂
@BhekiFuze-v3j
@BhekiFuze-v3j 7 ай бұрын
Kungcono ngoba aninayo ingane move on girl.Icala lobufebe alithethwa."
@mazetntanjana
@mazetntanjana 8 ай бұрын
Amanye ama secrets afuna nje ukhlala enjalo.....yabona manje
@SimphiweErica
@SimphiweErica 8 ай бұрын
Yebo kunjalo
@cthembikhanyile
@cthembikhanyile 8 ай бұрын
True
@Nkingaziyagibelan
@Nkingaziyagibelan 8 ай бұрын
Impela mftu kunjalo kodwa ngikholelwa ukuthi le channel mhlampe akulona iqiniso
@sakhegcelu6014
@sakhegcelu6014 8 ай бұрын
Exactly
@ThandoMkhize-oi9yk
@ThandoMkhize-oi9yk 6 ай бұрын
😂👌
@patiencezodumo19
@patiencezodumo19 8 ай бұрын
Thanks for lovely educational,eye opening episodes ,,,both presenters are good in their own ways ,that shows their originality,,,of which makes the show interesting,,,they are bit good and talented big ups to both of you guys you doing a great Job🙌🙌🙌🙌💕💕❤️❤️❤️🙏
@ThandiweMilicentZikhali
@ThandiweMilicentZikhali 8 ай бұрын
Awukaze walunga nje we cc uyazishelela amadoda uphinde uqhathe isimilo sakho siyaxega ngidabukela indoda eyokushada phuma impela wele kulodoti
@sthe1867
@sthe1867 8 ай бұрын
Ibolile lento iyogcine ifuna ukuzwa no babezala ukuthi unoshukela na....sies
@samuelmbokazi2318
@samuelmbokazi2318 8 ай бұрын
Awusiye wokuxolelwa uthanda ukuzwa ushukela awusalandeli nangendlela ayiyo umuntu.ngibona kufanele angakuxoleli umuphi umuzi ongakhiwa nonjena pho.
@busisiwemakhabuthy7370
@busisiwemakhabuthy7370 8 ай бұрын
Zazikuphi izinkinga ustufuza engakabi nohlelo , lihle uhlelo kwezinye izimfihlo kodwa ezinye ake sithule nazo bantu.
@sontomtolo473
@sontomtolo473 6 ай бұрын
Ave uhlakaniphile and uyakwazi ukukhuluma ngenhlonipho nokuzithoba Stufuza, God bless you😘
@ziningindlovupndlovu8123
@ziningindlovupndlovu8123 8 ай бұрын
Unnecessary confession 🥴
@MakhosiDlamini-my4lc
@MakhosiDlamini-my4lc 8 ай бұрын
Umyeni wam naye uyiwele abahlukaniseki uma ungabazi but angikaze ngifikelwe ilokho kungcola ai never ngeke ngikwaz . Uthi umyeni mhla wadlula emhlaben ufuna iwele lingingene cha ai never ngeke kwenzeke cos omunye umuntu. Nenza ngani ngempela we sis cha yoh
@NompiloNomaswazi
@NompiloNomaswazi 8 ай бұрын
Kodwa nokukhahlelwa yi hhashi esifubeni kuyinkinga ntombazane 😅
@NomapheloNgubo
@NomapheloNgubo 6 ай бұрын
Futhi nje abana secret aba😅
@vusisindelo6208
@vusisindelo6208 8 ай бұрын
Stufuza ukweyakho ilevel mbhem usibuzela imibuzo kamnandi ncooooooo ❤️🔥❤️
@BusisiweMaphanga-s5j
@BusisiweMaphanga-s5j 8 ай бұрын
Hawu sesi bekungamelanga ukhulume lezndaba ngabe ufenayo buka manje uyokulwa ngobhuti wakhe manje
@phelelanizungu
@phelelanizungu 8 ай бұрын
Mantombazane eynsuku zokgcina ezabonwa uNtshatha😅
@MoralityNgwenya
@MoralityNgwenya 8 ай бұрын
Ngangiyobaleka ngingashongo lutho ezinye izinto ufa nazo cc azikhulunywa
@Zohara-BiBiZaman
@Zohara-BiBiZaman 6 ай бұрын
Usexabanise amawele ntombazane yindlela ayisho ngayo ngathandana nawe ngoba wezwa kuthiwa n yena akanawo ushukela ngubhuti wakho weeee waybaxa nje .akaphume emaweleni ucc indoda ayixoli nhlobo usezoku yuza
@sbusisosinqe5827
@sbusisosinqe5827 8 ай бұрын
Wonakele nje lo sisi
@WatsonNgwenya
@WatsonNgwenya 5 ай бұрын
Uyinto yokuxotshwa ngedlela obekengayo
@cynthiacynthia5295
@cynthiacynthia5295 8 ай бұрын
Yabona le ubufebe nje .cc uzoxabanisa izingane zomfazi
@zanethembapamani6417
@zanethembapamani6417 8 ай бұрын
Sisi Stufuza thank you for episode, girl I don't know what to say, and I won't judge u, big up Blaqlife TV
@BuhlebendaloMbhele-u2u
@BuhlebendaloMbhele-u2u 8 ай бұрын
Mina lemfihlo bengophumula nayo ecebolethu siyixoxe nendodana kamaria sesihleli etafulen sishaya ushezi ngewine nebhuku lezono Zam Lila sidakwe nemvana sixoxe lendaba sihleke
@MzoxoloMthembu
@MzoxoloMthembu 8 ай бұрын
Unjani mawunje wentombazane ufuna ingane zandawonye zibulalane hai 😮 ngeke .
@NkuleMemela
@NkuleMemela 8 ай бұрын
Buka nje uyoqhatha amawele...hhai cc ubenzile ubunja kodwa hhawuuu 😮
@KhanyisaniMkhize-r7z
@KhanyisaniMkhize-r7z 8 ай бұрын
Umfazi ngesintu akaxolelwa uma umbambe nendoda noma nomuthi
@NkosibonileNgwane
@NkosibonileNgwane 8 ай бұрын
Wena uyindoda yangwmpela
@nqobilezondi4314
@nqobilezondi4314 7 ай бұрын
Ngeke singamjaji akakwazi ukupresenter finish and klaar , siblockenike mawuthi aniyifuni imibono yethu
@bhekisbayya420
@bhekisbayya420 6 ай бұрын
UCI I uyena oyimoshile mekungamele umantshene into enjena coz umuntu oyedwa lona bekungafanele umantshene lenkulumo noma usho kubantabandala ekhaya kubazalo uyonile wn a Cici
@busisiwebusie2943
@busisiwebusie2943 8 ай бұрын
Locc aiy unesbindi wema waqale wafuna leli eliwrong walithola waphinda wayofuna elsbili kona lokuba nendlela nokfuna amadoda ukuthaphi nje we aiy ngyakvuma cc wabantu unekhona
@LulekaNokonya-rs9hj
@LulekaNokonya-rs9hj 8 ай бұрын
mara lo sisi uhleli ewabawela la mawele efuna ukuwava onke ngesiqu sakhe Kodwa mara malibhukuqwe iphakade ngekhe
@KhulekaniXulu-o7l
@KhulekaniXulu-o7l 8 ай бұрын
Mmmmm 🤔 Waze wayisifebe Bo uqhat amawele manj
@phumelelemthalane8316
@phumelelemthalane8316 6 ай бұрын
Akasemuhle uStufuza wamuhle cc kuyasho usesendleleni lowomuntu😂😂😂loyocc akabambe efune indoda ashiye owelee ungumxabanisi nje.
@HappinesssibongileDlamini
@HappinesssibongileDlamini 6 ай бұрын
Cha ungcolile sisi ulala nebantfwana bemfati lababili uyabacabanisa mosi uze utsi kulomunye unashukela utsi ative anjani nje
@Mlondiwama2k
@Mlondiwama2k 3 ай бұрын
Lomjitha uyindoda yangempela, vele isfebe asixolelwa loh girl akenzenga iphutha, iphutha into eyenzekeka ngokungenhloso, loh cc wenza into ngenhloso, so what she did is not iphutha, ubufebe nje kphela.
@gcinanishaun8129
@gcinanishaun8129 8 ай бұрын
Yekaani kuxoxa ngathi kwabangani benu jesu buka manje kunjani jesu
@NompiloNomaswazi
@NompiloNomaswazi 8 ай бұрын
Waze wazisula umjuluko stufuza uyasha😂😂😂😂😅😅😅😅😅😅😊❤
@luyandatembe5150
@luyandatembe5150 8 ай бұрын
Ufuna kuhleka usisi 😂😂😂
@nelisiwemyeza2794
@nelisiwemyeza2794 7 ай бұрын
Yoooh khohlakele muntu wesfazane nxaa
@bhekisbayya420
@bhekisbayya420 6 ай бұрын
Amawele akalahlani coz akakwazi ukuphila Lona omunye engekho eduze kwakhe umuntu oyedwa lona
@BusisiweRutana
@BusisiweRutana 4 ай бұрын
Yooh hay aninazo izifuba!!
@BonganiNgema-dt3ms
@BonganiNgema-dt3ms 6 ай бұрын
Iyahlupha kodwa lento yokuvele uphume nje kwi relationship ngenxa yezinkinga ezingaxazululiwe and lo owamushiya wezwa ubuhlungu engenze lutho so izinto ezinje ziyenzeka kulezozimo and umutshengisile lo ukuthi umuthandela ucansi, meaning ukuthi nalona wanenkinga uyamshiya.
@SulumaneHadebe
@SulumaneHadebe 8 ай бұрын
The Trust between brothers has been broken, Amawele azoqhubeka Azwane kodwa ngeke baphinde bathembane🤞🏾, Wenze into embi kuloMndeni wena Ntombazane.
@mzwakhemsimango4459
@mzwakhemsimango4459 8 ай бұрын
Ungachazi dade ku-late.
@ThulaniAlex-ft2bk
@ThulaniAlex-ft2bk Ай бұрын
South Africa. no kubi bafowethu🙆🙆🙆🙆
@janemabuza9826
@janemabuza9826 7 ай бұрын
Ungidina nje ma uthi unoshukela yeses uthi azizwe kanjani omunye umtwana ,uyisifebe thola kwakhiwe utshiye kwakhiwe .
@BongieGwala
@BongieGwala 8 ай бұрын
Cha niyazenza bo izinto bogal yoooo izwanje endodeni yakho uthi awizwanga lento eyayishiwo shuth uthi yena akekho mnandi 😢
@dumisanitembe2006
@dumisanitembe2006 5 ай бұрын
Yaz ezinye izimfihlo azinasdingo nj
@KimmyRose-z4e
@KimmyRose-z4e 7 ай бұрын
Kodwa njee ezinye imfihlo mmmh kophuma idumbu CRC
@Md0ngwe369
@Md0ngwe369 3 сағат бұрын
Vele uhambe nje sisi uyeke ukuchitha umndeni
@sibongisenimbele4981
@sibongisenimbele4981 8 ай бұрын
Noma uzisola bekumele ngabe uzixolele wena, bese ungaphinde uyenze lento owayenza. Mhlambe emqondweni wakhe uzozitshela ukuthi benilokhe niyenza lento behind his back.
@DanisileBooi-r3f
@DanisileBooi-r3f 8 ай бұрын
Mina ngicabanga ukuthi bekumele athi wenze iphutha ecabanga ukuthi umuntu wakhe Kanti akusiye lapho bezozwisisa
@NonhlanhlaCatala
@NonhlanhlaCatala 8 ай бұрын
Ayi izikhathi zokugcina lezi
@sthe1867
@sthe1867 8 ай бұрын
Axactly
@NtokozoGumede-h2s
@NtokozoGumede-h2s 8 ай бұрын
Nazo ezinye iyifihlo ziyacasula,ngoba wenza lento usazi ukuthi urongi pho yini inkinga yakho,kodwa singakhohlakele singabantu,
@reggaevids6215
@reggaevids6215 8 ай бұрын
Kuyayangisa lokhu owakwenzayo sis 😢
@samukelisiwezondi8019
@samukelisiwezondi8019 7 ай бұрын
Hhay uGal bekumele afe nayo nje lemfihlo kunokuthi kuxabane oWele...
@ThelmaBooi-n1t
@ThelmaBooi-n1t 8 ай бұрын
Hay sana uyinjakazi
@ThobileMpungose-i5u
@ThobileMpungose-i5u 8 ай бұрын
Waze wakhona ke nawe we gal ukuhambe u test uyazifebela nje ntombo ngokuzwa ngomngani bese uyaziphosa cc cha uyitikati gal🐈
@CynthiaLubanyana
@CynthiaLubanyana 7 ай бұрын
Mmmm skhohlakali
@LangelihleMoyo-ls2hl
@LangelihleMoyo-ls2hl 7 ай бұрын
Siyabazala abantwana bethu ubuye wena sfebe ubehlukanise hamba kwenu
@Mahle-o3j
@Mahle-o3j 8 ай бұрын
Engabe bekangathulingani kuze kufike ucebolethu😢
@khayakazijija4209
@khayakazijija4209 8 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂😂 yhooo b ke auofannayo le
@cebiledlamini4512
@cebiledlamini4512 8 ай бұрын
Ngabe nje losisi ufe nayo naka decider kuyikhipha ngabe akasho kutsi lomunye unashukela lomunye ute, nyalo nje wehlise self esteem yalobhuti nekucabanisa sisu semfati bangabulalana nje labowele Unenhlitiyo lembi sisi You never loved the twins bofuna nje kubeva ubashiye ubachathile
@phumulaninkabinde8067
@phumulaninkabinde8067 8 ай бұрын
Mina mangibone Wena Stufuza kuphelile,izimfihlo sezingalandela😂
@Sean-t5j
@Sean-t5j 8 ай бұрын
😂😂
@hlonphilemncwabe7844
@hlonphilemncwabe7844 7 ай бұрын
😂😂😂😂
@NozukoMbhodiya-hi2ni
@NozukoMbhodiya-hi2ni 7 ай бұрын
Iyohhhhh hai ubufebe kodwa
@beautynzimande4939
@beautynzimande4939 8 ай бұрын
Wazqhatha ingane zomfazi ntombazane 😢
@ThuthukileMaphoto
@ThuthukileMaphoto 7 ай бұрын
Waze wasilimaza isithunzi sika wele wathi akana shukela
@MandlaJerome-zf1jy
@MandlaJerome-zf1jy 8 ай бұрын
Locc uyafebebekubetter ahlale nayo lemfihlo cz uthanda ukuhamba etester abanoshukela
@phidanincube165
@phidanincube165 8 ай бұрын
Lapha uzokhuluna into embi sisi ngabe uthulile nje wena sulwisanisa abantwana babantu
@phumlanindlovu-rp9ux
@phumlanindlovu-rp9ux 8 ай бұрын
😢Usisi ngabe uvele wazithulela nje nale mfihlo yakhe🤞
@SizakeleBhengu-n4j
@SizakeleBhengu-n4j 7 ай бұрын
Wisduphunga cc angikhathali
@gladyschisomo4324
@gladyschisomo4324 8 ай бұрын
Ubufebe njeeeee
@SangeMbunquka
@SangeMbunquka 7 ай бұрын
Bekungafanele ukhuphe le mfihlo worse ekashukela
@ShanduMpumi-oh3pf
@ShanduMpumi-oh3pf 8 ай бұрын
Kodwa vele phela weStufuza lokhuu kwama presenter kuyiqiniso.. .wena nje uyakwazi ukumelana neZimo zabantu Kanti u cc lomunye She's too judgemental.. akehlise nje lapho sizoyeka nathi ukuniqhathanisa🙄.
@nobuhlekhumalo4018
@nobuhlekhumalo4018 8 ай бұрын
Aaah cc uzoxabanisa ezinye ingane😂😂
@LulamaCele-v7f
@LulamaCele-v7f 8 ай бұрын
Mnfwethu shiya phansi lomhlola ngoba usazokuphinda akugile namanye amadoda locc mangimuzwa mina uphila ngocansi nje namanye amadoda ukhona wena bhuti baningi occ abangakuthanda ungaxabani nomnfowenu naye uwrong but ningalwi nabantwana bomuntu
@MzwandileDlamini-nm2cl
@MzwandileDlamini-nm2cl 8 ай бұрын
Uyaxabanisa nawe cc ngabe ifenayo leyonto
@NomusaMpungose-q2y
@NomusaMpungose-q2y 7 ай бұрын
Ai ungaze ushiselwe we stufuza iyashisa lendaba kodwa nje gal uyosizile wakhuluma iqiniso ubuyoba isigqila sika nembeza kuze kube nini
@SiphoXaba-vb3vf
@SiphoXaba-vb3vf 6 ай бұрын
Nami ngnawo loshukela woza sphukuphuku
@SibusisoMasango-y1z
@SibusisoMasango-y1z 7 ай бұрын
Abulungiswa ubufebe sisi
@MandlaJerome-zf1jy
@MandlaJerome-zf1jy 8 ай бұрын
Locc uzoqhatha amawele ngenxa yempene ubfebe xabanisa izngane zabant zizongezwani ngenxa yobfebenje
@LuckyDidi-op8cx
@LuckyDidi-op8cx 8 ай бұрын
Sisi wami waze waxabanisa kusho ukuthi wena ufuna ukuzwa wonke amadoda abantu ayikho into azokuxolela yona usulale nobhuti wakhe usuzodala izingane zandawonye zingathembani
@nosiphooqaah6771
@nosiphooqaah6771 8 ай бұрын
Waze wangichaza u bhuti fuseki nje indaba yakho kona kuryt impela
@MakhosiNxumalo-m1f
@MakhosiNxumalo-m1f 8 ай бұрын
NAmi ngithi fusegi indaba yakho bangaki ozobahalela ubavulele🤔ufuna ukufakela izingane zomuntu izifo ngoba necondom uyilenhlobo ongezwani nayo
@gladyshlambisa1816
@gladyshlambisa1816 8 ай бұрын
Futhiuyamuphoxa omunye mawuth akashayi khona embhedeni
@gladyshlambisa1816
@gladyshlambisa1816 8 ай бұрын
Enye into idinga ukuth uthule uzeufe
@NelisiweZondi-ue4sr
@NelisiweZondi-ue4sr 8 ай бұрын
Dankie wele kahle kahle uyinhloboni yentombazane idungamuzi lentombi
@NonhlanhlaDlamini-y8d
@NonhlanhlaDlamini-y8d 8 ай бұрын
Wabaxabanisa abantwana bomuntu sisi
@MofokengDidi
@MofokengDidi 7 ай бұрын
Basatlo le bolaya lona😮
@gugulethundlovu5173
@gugulethundlovu5173 7 ай бұрын
Stu We love you. You are good at work. Keep it up!
@sibongisenimbele4981
@sibongisenimbele4981 8 ай бұрын
Sisi bekumele nayo lendaba. Ngabe awuyikhulumanga. Angeke akuxolele, mina ngibona ngathi wukuphela kothando lwenu.
@VeronicaRonica-n7z
@VeronicaRonica-n7z 8 ай бұрын
Awuuu bufebe nje lobo
@BhekiFuze-v3j
@BhekiFuze-v3j 7 ай бұрын
s'febe uxabanisa izingane doti....!
@gladyshlambisa1816
@gladyshlambisa1816 8 ай бұрын
Hay Nani koda mantombazane kwalani ukuthula
@bhekisbayya420
@bhekisbayya420 6 ай бұрын
Akukho wrong CiCi umuntu oyedwa lowo no ungasho akunancala yikho okuhle ubandlalele bobabili
@sphesihlesiyanda48
@sphesihlesiyanda48 8 ай бұрын
uzokuqeda ngesagila uwele bese kubengathi uyakusukela
@mandlamtshapere
@mandlamtshapere 8 ай бұрын
Nemfebo ikhonyana Sisi kuwena I wrong kakhulu lento owayenza
@busikhumalo8847
@busikhumalo8847 8 ай бұрын
Kuneymfihlo nje engiye ngizibone ukt le bengeke ngiyithi vuh
@tholakelephungula5695
@tholakelephungula5695 8 ай бұрын
Fuseg ngempela akukho kodwa la doti wentombazane
@nombusoyaka4965
@nombusoyaka4965 8 ай бұрын
Be ngafa nayo lemfihlo yazi
@mabuyiprecious9191
@mabuyiprecious9191 8 ай бұрын
Ai cc angeke kusalunga iyalapha o happy khona ngoba uyasho kuth u wele lothandana naye akwakwanelisi be honest to yourself
@NonhlanhlaZwane-jb8ot
@NonhlanhlaZwane-jb8ot 8 ай бұрын
Wudodi wentombazane wena uxabanisa amawele akakulahle vele
@ntombigina2931
@ntombigina2931 8 ай бұрын
Ezinye izinto zifuna ukt ufenazo😥😥
The Singing Challenge #joker #Harriet Quinn
00:35
佐助与鸣人
Рет қаралды 36 МЛН
Hoodie gets wicked makeover! 😲
00:47
Justin Flom
Рет қаралды 124 МЛН
Which team will win? Team Joy or Team Gumball?! 🤔
00:29
BigSchool
Рет қаралды 15 МЛН
Players vs Pitch 🤯
00:26
LE FOOT EN VIDÉO
Рет қаралды 126 МЛН
ongafuni indoda yakhe imlobole -  SILUNGISA UMJOLO episode 20
48:27
BENGIPHILA NGOKUDAYISA AMA DRUGS ANGINAYO I I.D IMPILO YAMI IMILE.
27:34
The Singing Challenge #joker #Harriet Quinn
00:35
佐助与鸣人
Рет қаралды 36 МЛН