SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngadiliukelwa iJele ngibulale ingane engangithi eyami | S3-EP17

  Рет қаралды 72,737

Blaqlife TV

Blaqlife TV

Күн бұрын

Пікірлер: 981
@thulendlovu5628
@thulendlovu5628 10 күн бұрын
Amaphoyisa nkosyami awaphuthume. Angsazi isihluku esinje. Yooooooooooooooo.
@seriouscrimesecurity4137
@seriouscrimesecurity4137 7 күн бұрын
Was watching eyinye yezimfihlo intombazana confessing ukuthi ibulale unina kunye nengane kadadewabo nge poison because of sathanizimu but awabizwanga amaphoyisa... let's balance this
@Squngesihle
@Squngesihle 2 күн бұрын
🥹🥹🥹💔💔💔
@syandambhele6423
@syandambhele6423 10 күн бұрын
Ukube ibingapoki ingane ngabe akekho la. Kwanzima lawuyakhona webhuti
@jabusikhakhane1465
@jabusikhakhane1465 9 күн бұрын
Injalo vele, lomgulukudu uzicabangela yena
@phumzileprecious6461
@phumzileprecious6461 10 күн бұрын
Ngabe kungcono ukuthi wamshiya azikhulisele yena ingane yakhe kunokuthi umbulalele ingane😭😭
@NompiloNomaswazi
@NompiloNomaswazi 10 күн бұрын
Ungcolile lomfana 😢
@Andiswah-c2j
@Andiswah-c2j 10 күн бұрын
Aze abhece abanye abantu ngento engekho
@nomzamomoloi1085
@nomzamomoloi1085 9 күн бұрын
Ungasashongo wayengamyeki ngani ei banamagqubu abantu besilisa 😢
@NontobekoMthembu-rx8mm
@NontobekoMthembu-rx8mm 9 күн бұрын
Ayi shame uwusiyena umuntu uyisilwane wawungamushiyi ngani uyothandana nomunye noma wenze I DNA
@jabusikhakhane1465
@jabusikhakhane1465 9 күн бұрын
Umphefumulo ongenacala nkoc yam
@nomsahlophe5890
@nomsahlophe5890 10 күн бұрын
Kumele ma eqeda ukukhipha leyo mfihlo ningamdedeli nibize amaphoyisa amthathe ayokhipha isidumbu sengane bese eyoboshwa💔💔💔😭🥱
@DeliweNkosi-y2n
@DeliweNkosi-y2n 5 күн бұрын
Yabona losathane wendoda kodwa ingelosi engazilutho nkosiyam ifela isono engasazi wakhohlakala muntu wesilisa
@happysgwebela8664
@happysgwebela8664 10 күн бұрын
Yooh kunzima biza amaphoyisa lungsta isihluku esingaka bhuti 😢😢😢
@khayelihlemtolo
@khayelihlemtolo 10 күн бұрын
Ngicela nilulandele loludaba please part 2....
@nonkululekomadonsela1565
@nonkululekomadonsela1565 8 күн бұрын
I agree with you ❤
@thobilegumede481
@thobilegumede481 10 күн бұрын
Ngiphelelwe amazwi ngiyakhala kuyimanje usathane ongaka pho😭😭😭
@NtombifuthiSambo-d2o
@NtombifuthiSambo-d2o 10 күн бұрын
😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭 anginamlomo Blaqlife ngihlala ngifundza but namuhla ningibulele
@SphamandlaMata
@SphamandlaMata 10 күн бұрын
Hai this is painful 😢😢
@barbraphiro8050
@barbraphiro8050 9 күн бұрын
😭😭😭😭😭😭😭
@SiphiweNkambule-s5t
@SiphiweNkambule-s5t 9 күн бұрын
Ngfunda nose Swazini syabonga bhuti kutiletsa kona lucolo lukufanele udzinga umthandazo mfo
@MoralityNgwenya
@MoralityNgwenya 7 күн бұрын
Kunzima ,kubuhlungu
@nomsahlophe5890
@nomsahlophe5890 10 күн бұрын
Yooo cha bhuti ufanelwe ukubulawa nje unenhliziyo embi neyasathane inhliziyo ayifani neyakho 😭😭😭💔🥱
@Saqwer-ev5qy
@Saqwer-ev5qy 7 күн бұрын
Ngifisa nĝathi bangamhlanganise no President wase Congo 😢😢
@ZimbiliZulu-v8z
@ZimbiliZulu-v8z 3 күн бұрын
Ayife nayo lenja
@FanieDavidMokoena-k8k
@FanieDavidMokoena-k8k 10 күн бұрын
😢😢 akaye Congo Lona uyinja nxa
@petrusmakhanda
@petrusmakhanda 10 күн бұрын
Zibondiwe KZN sukaa! Izithwalo, inkabi, imithi, obaba abazalisa ingane zabo, omama abalala namadodana abo, ingani zandawonye zilalane zizalisane kuningi, itornado everytime makunetha, I think if bangehlisa emithini ba buyele ku Nkulunkulu zingashintsha izinto ngeke this is tooo much
@StadsigBolkvest
@StadsigBolkvest 9 күн бұрын
100 percent I agree
@NomapheloNgubo
@NomapheloNgubo 8 күн бұрын
Kubi mfethu kubu 😢
@Cynthia-ry4vq
@Cynthia-ry4vq 7 күн бұрын
Nam ndivumelana nawe Kubo fthi kuyakhula usuku nosuku
@AsandaMazibuko-y1c
@AsandaMazibuko-y1c 10 күн бұрын
Isihlungu esingaka ingane encane kanjena lothisha owaboshelwe ubala ube ulazi iqiniso umhlukanisa nomndeni wakhe uzophuma ene criminal record ngenxa yakho.
@JabulileMncwabe-r5j
@JabulileMncwabe-r5j 10 күн бұрын
Uthini ngalomntanomuntu owaboshelwa amahhala sathane?
@JabulileMncwabe-r5j
@JabulileMncwabe-r5j 10 күн бұрын
Wawungamceli ngani ukuthi nenze iDNA ?
@JabulileMncwabe-r5j
@JabulileMncwabe-r5j 10 күн бұрын
Umuntu wokuboshwa lona Lungstar akangaphumi lapho biza amaphoyisa
@JabulileMncwabe-r5j
@JabulileMncwabe-r5j 10 күн бұрын
Batshengise ingane lapho ikhona ukuze umphefumulo wengane uthole ukuphumula
@sakhilethubelihle7230
@sakhilethubelihle7230 10 күн бұрын
Eish lothisha owaboshelwa into engekho bakith sengizwela yena nje kazi justice isebenza kanjn esouth africa eish
@ZandieDladla
@ZandieDladla 10 күн бұрын
😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭💔💔waze wanzima lonyaka🤞oh nkosi ngomphefumulo ongenacala😢😢😢
@thulanivictordube-nu5sm
@thulanivictordube-nu5sm 10 күн бұрын
Mmm what a touching story fanele uboshwe ndoda😭😭😭
@Lorraine-g7b
@Lorraine-g7b 10 күн бұрын
Does he have other kids
@GcebileVilakati-gg7pg
@GcebileVilakati-gg7pg 10 күн бұрын
Lidimoni leli bhuti kube wamane wabashiya bodvwa wahamba.😢😢
@ThabisileNgozo
@ThabisileNgozo 10 күн бұрын
Yoh 😭😭💔phephisa cc xm kwaze kwanzima Jehovah 😭😭
@ntswakimokoena2325
@ntswakimokoena2325 10 күн бұрын
Kahle Kahle, umuntu owenza into enje kufanele angafihlwa ubuso simazi,uyingozi emphakathini😢
@NomapheloNgubo
@NomapheloNgubo 8 күн бұрын
Akumelanga nje avikelwe akavezwe ubuso yi monster le
@ThandekaMaphanga-o3d
@ThandekaMaphanga-o3d 3 күн бұрын
It's True
@joycemoeng9077
@joycemoeng9077 10 күн бұрын
A person spirit really fights. It really means if it was not the spirit fighting for its self , this guy would n't confess his evil deeds.imagine ,still staying with the lady and pretending all the time. I feel for the teacher ,being in jail all the time. we give all the Glory to Almighty God. This is how he fight s and protect his peaple.
@palesamalefane5766
@palesamalefane5766 6 күн бұрын
There's Life After death
@XolileLanga-z6k
@XolileLanga-z6k 10 күн бұрын
Aye ngempela KZN ineytorie ezishaqisayo,ngingo wase KZN impela I'm watching from Capetown kodwa ngilokhu ngibabazile😢🙆
@nomvulantombela7785
@nomvulantombela7785 10 күн бұрын
Why he didn't do a DNA test, rather than killing an innocent baby
@zanellesun1534
@zanellesun1534 10 күн бұрын
Eeeh true ngizibuza loko nami...islima lona.
@SibusisoJele-w7k
@SibusisoJele-w7k 10 күн бұрын
Nango2025 amaphoyisa awalindi emnyango namanje😢blaqlife upgrade please
@dududoreen51
@dududoreen51 10 күн бұрын
Yey ngempela kuze kboshwe uthisha pho ngobunja ngithi nam Cha ayafuneka Amaphoyisa usisi wabantu udonsela amahala washiya umndeni wakhe,mgodoyi
@thembyn686
@thembyn686 10 күн бұрын
Yah sis u handled this situation nge maturity u have grown so much lungsta we salute
@Kamogelontabeni
@Kamogelontabeni 5 күн бұрын
Yhooo hayi upgrade please
@xoliemzathu4600
@xoliemzathu4600 4 күн бұрын
Yes; Police officers emnyango guys; kunabantu abangafuneki emphakathini.
@busimabuntane6216
@busimabuntane6216 10 күн бұрын
The only reason he confessed ingoba akasalali otherwise ubengasoze a confesse. Waze wakhohlakala, wahlukumeza ngisho u thisha o innocent cha akananhliziyo shame😢💔💔💔
@ntombishabalala2053
@ntombishabalala2053 10 күн бұрын
Biza amaphoyisa Lungstar, lowomfana akayolala ejele namhlanje😮😮💔💔
@NomapheloNgubo
@NomapheloNgubo 8 күн бұрын
Akabolele ejele yi monster
@NcamisileMbatha-m5v
@NcamisileMbatha-m5v 10 күн бұрын
Akahambe aye ejele bazofike bamdlwengule aze afe naye 😮😮😮
@PhumlaRadebe-p2w
@PhumlaRadebe-p2w 10 күн бұрын
Jehova buty isathanism eyayikuhlasele yohhhh😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭💔
@mpengesimpengesi7012
@mpengesimpengesi7012 10 күн бұрын
Kodwa nkosiyam we KZN ngabe kwenzekani kuleli province
@judithdliwayo7887
@judithdliwayo7887 10 күн бұрын
Can we have part2 please Ngifuna ukwazi ukuthi iphelelaphi lenja
@Mandhlovu
@Mandhlovu 10 күн бұрын
Waze wasipoxa siyi Goli bhuti wabantu😢ukukhohlakala okungaka.
@MantoeShangase
@MantoeShangase 10 күн бұрын
Yaze yabhlungu into engiyizwayo namhlanje salusubiya Nkosi Jesooo 😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢
@ShumaniNyatheli-e5i
@ShumaniNyatheli-e5i 10 күн бұрын
😭😭😭😭😭😭
@busisiwemalgas2882
@busisiwemalgas2882 10 күн бұрын
Wenzeni umntwana😭😭😭😭
@ntombidlamini4907
@ntombidlamini4907 9 күн бұрын
Nami, I don't understand why he killed the child
@isikebheprojects4516
@isikebheprojects4516 10 күн бұрын
I hope niwabizile amaphoyisa Lungstar 😢😢
@KhanyiesileNxumalo
@KhanyiesileNxumalo 9 күн бұрын
Kwa blacklife sicela kube ne poyisa.emva kwabasolwa.. okuningi sokuthetha phambili... mele kube nomnyango lapho wokuthi ngenile ngenile no phuma.. for abantu abanje so...
@AsezaVundisa
@AsezaVundisa 10 күн бұрын
Kunabantu abagulayo apha phandle 😢
@tebohokhoabane3596
@tebohokhoabane3596 10 күн бұрын
Did you do a DNA Test before concluding ? to confirm the paternity of the child
@pinkizondo5641
@pinkizondo5641 10 күн бұрын
Mmm😢 that's a good question ❓
@ThulisileMtsweni-o8k
@ThulisileMtsweni-o8k 10 күн бұрын
Why kodwa bafooo why mara yeee 😭😭😭😭😭😭 nkosiyami naku ngivukelwa ngushukela
@malefumofokeng4759
@malefumofokeng4759 10 күн бұрын
We ngane yakwethu àkuyona kuphela amazulu yikuthi uhlelo noma kangibizanga kahle ngiyaxolisa luse kzn umhlaba wonke ubolile ngane yami kodwa lesi khohlakali masiboshwe qa
@ThembelihleGoodness-e2t
@ThembelihleGoodness-e2t 10 күн бұрын
Kodwa umntwana bakithi ngaze ngaphatheka kabuhlungu maphoyisa wozani kubi la emnyango 😢😢
@NoziphoZondi-mt9cp
@NoziphoZondi-mt9cp 10 күн бұрын
Nkosiyami kodwa nibafihlelani labafana sifuna ukubabona oguluva
@NelisiweMkhize-uk7jx
@NelisiweMkhize-uk7jx 10 күн бұрын
Kumele uyojeza bhuti ngesihkuku owasenza ubulala ingane kodwa umuntu ofebile usabhizi ujola naye kodwake ngeke ngisho lutho wavumela usathane adlale ngàwe
@lydiapuseletso1009
@lydiapuseletso1009 10 күн бұрын
Mara why buti.... Nkosi yami
@SilindileMathosi
@SilindileMathosi 10 күн бұрын
Kodwa ishloko senu asisho ukuthi uthisha uboshelwe ubala😮😮😮😮😮😮 cc ungstar biza amaphoyisa iboshwe lenja
@ndabenhlezulu8075
@ndabenhlezulu8075 10 күн бұрын
Nami ngixakwa yisona isihloko esinhlanhlathayo
@HlengiweZulu-d9l
@HlengiweZulu-d9l 10 күн бұрын
Yoooo Jehovah kwaze kwanzima emhlabeni 😭😭
@alinahdabula5099
@alinahdabula5099 10 күн бұрын
This is so sad and that Teacher nkosyam😢waze wawusathane lomfana
@NomapheloNgubo
@NomapheloNgubo 8 күн бұрын
Umoshe i career ka teacher wamfakela i depression ahlale ejele engenzanganto huh😭
@EuniceLehloesa-ji5sc
@EuniceLehloesa-ji5sc 10 күн бұрын
This is Brutality I have never heard, but what happened God's grace
@bafanarapakgadi1834
@bafanarapakgadi1834 10 күн бұрын
The more i watch this im getting afraid of the zulu nation. 😮😢
@sarahthato8445
@sarahthato8445 10 күн бұрын
U can say it again😢
@ThembaBaloyi-sj5vu
@ThembaBaloyi-sj5vu 10 күн бұрын
I never trusted them from the start
@nobuhlentuli-y8j
@nobuhlentuli-y8j 10 күн бұрын
Hayi mina angisazi ukty kanti kwenzakalani ngempela emhlabeni...yooooh kwanzima isihluku
@NomfundoSimelane-ug2ym
@NomfundoSimelane-ug2ym 10 күн бұрын
Don't be scared of Zulu nation be scared of every male nje, the reason uhlale uzwa all this scary thing about Zulu is because blaq life is hosted in KZN abantu abeza la ngabase KZN ukube kukwenye indawo ngabe kuza abantu bamgakhona. Asisebenzise inqondo guys
@LumkaSambane
@LumkaSambane 10 күн бұрын
But honestly speaking it's not only Zulu nation, the whole world has turned to be hell it's just that they have this platform to confess otherwise every Province have its scandals
@nomsahlophe5890
@nomsahlophe5890 10 күн бұрын
Ingabe awuyidlwengulanga yini ngyaksola ngoba uyiskhohlakali
@GauweMashiloane
@GauweMashiloane 10 күн бұрын
I LIKE your COMMENT
@ThuliZondo-s3y
@ThuliZondo-s3y 10 күн бұрын
Yazi nami kungifijele loko ukuthi maybe wayidlwengula ingane before ayibulale
@buyisiwenzima5639
@buyisiwenzima5639 9 күн бұрын
Inhliziyo embi kanje 😮
@SusanSishi
@SusanSishi 10 күн бұрын
Uzolandela ngomawengane akangabe esafona nokufona alalandwe amaphiyisa Jehova Lungtar nawe ukwi Trauma ayife lenja 😭😭😭
@xoliemzathu4600
@xoliemzathu4600 4 күн бұрын
SinguMzansti Africa besisazibuza na this year ukuthi kwaphelela phi ngengane eyalahleka e creche kwaze kwabotshwa iTeacher.? Thanks to God to answer woman's prayers and questions ngalomntwana.
@SizakeleKasompisi
@SizakeleKasompisi 10 күн бұрын
Ngimile.ngivele ngawelaphansi 😮
@XoliswaPrudenceManjanja
@XoliswaPrudenceManjanja 10 күн бұрын
Bhuti uyinja ayikubulale lengane nawe ubophisa umntana womuntu ogada labantwana ezixakekele efuna umsebenzi wokondla umndeni wakhe wena uyambophisa ulidimoni eliphilayo hayi ukhohlakele😊😊😊😊😊
@FulufheloFhedzisani
@FulufheloFhedzisani 10 күн бұрын
Give us part 2
@BongumusaNdlovu-hp3jk
@BongumusaNdlovu-hp3jk 10 күн бұрын
Ai lomfana into yokubulawa isihluku esingaka enganeni kodwa pho,noma ngabe kwakungeyona eyakho kwakungamele uyibulale,ngeke ulibone izulu wena winja nje lomfana and ungcolisa igama lamadoda,ngaze nganyanya
@NomsaKhoza-wq1go
@NomsaKhoza-wq1go 10 күн бұрын
Angitsho ukuthi ngithini baba wengane kodwa engizokutsho yikuthi isgwebo sakho uzosithola mhla nawe ufayo uwuyenu muntu uyislwane nje😢😢
@amandamajola520
@amandamajola520 5 күн бұрын
Its evil
@NeliswaNelly-e3j
@NeliswaNelly-e3j 10 күн бұрын
Hayi andifuni ukungasho ukhohlakele,y ubungabashiyi ucc azikhulisele ingane yakhe...Blaqlife mkhapheni nise epolice station 😭😭😭
@NtombiMadlala-pe7eg
@NtombiMadlala-pe7eg 10 күн бұрын
Nkosi yami kodwa kwenzenjani ezweni saphenduka ilwane nkosi yami ingane pho 💔💔😭😭kwaze kwabuhlungu bizani amaphoyisa pls aboshwe ikhiye zilahlwe olwandle isilwane lesi 🤞🤞
@sizakelengubane-7400
@sizakelengubane-7400 8 күн бұрын
Mmmmh 😭😭😭😭😭😭😭😭Waze wayenza into ebuhlungu 💔💔💔 cha wawuyazi into owawuyenza uze uphathe nefosholo pho 😭😭😭
@NonhlanhlaMahlaba-n6y
@NonhlanhlaMahlaba-n6y 10 күн бұрын
😢😢😢😢😢kodwa Nkulunkulu wami ngilalele ini namhlanje
@siphesihlengubane5987
@siphesihlengubane5987 10 күн бұрын
Bafethu phuma kumuntu wesfazane umangabe ulimele ungaphoqi ukuhlalanaye ngoba uyokwenza ubulwane one day 💔😭
@buyisiwenzima5639
@buyisiwenzima5639 9 күн бұрын
People are hard broken ,they must not be involved in a relationship before seeking for help
@bhekumuzidube56
@bhekumuzidube56 10 күн бұрын
Lingamdedeli ahambe loyo muñtu lungstar plz
@Abukwe1108
@Abukwe1108 10 күн бұрын
I think I should stop watching blaqlife it's traumatizing, I'm traumitized really of what is happening in this world,Lungsta you need counselling this is to much
@NomzabalazoAsakhe
@NomzabalazoAsakhe 10 күн бұрын
Kwamna ingiphuphisa kabi
@ZeeyNkomo-kp4zq
@ZeeyNkomo-kp4zq 6 күн бұрын
Watching blaqlife saved my life, a man wanted to use me for his black magic things and I figured out his actions because of the stories I heard on this show. I've been writing to them unfortunately they haven't called me in bt Watching the show saved me
@mavisnogcinapayipayi9795
@mavisnogcinapayipayi9795 7 күн бұрын
Yhoooo ama 2k anelinye idimoni. Nje futhi aqalekisiwe ngalezinto azenzayo ubusathane nje. Thanx Lungstar muhle umsebenzi wakho🎉
@LydiaShobede
@LydiaShobede 10 күн бұрын
Aka deserve kwa jele lona. Iso ngeso
@zamasomhlaba9633
@zamasomhlaba9633 10 күн бұрын
Ufuna kubulawa nje lo
@thokoposwa1336
@thokoposwa1336 10 күн бұрын
Heyi heyi heyi 😭 😭 😭 😭 😭 ngiphelelwa amandla KZN
@tonybhlase6181
@tonybhlase6181 10 күн бұрын
Yaz umunt obulele ngsasho melabulawe naye angaphil emhlaben yaz😢😢😢
@QalakusnaSoneni
@QalakusnaSoneni 10 күн бұрын
😭😭😭kumele afe nje
@gloriashozi555
@gloriashozi555 8 күн бұрын
Ngempela kwaphelelaphi kuthi ofe ngenkemba naye afe ngayo
@SarahNdlovu-e1b
@SarahNdlovu-e1b 2 күн бұрын
Mdali wezulu yini le engiyizwa lana We bhuti uwudoti womuntu mayikikjame lengane uze uphume umphefumulo..awu simakade sezulu😭😭😭😭😭😭
@SammyNdlovu-s8t
@SammyNdlovu-s8t 10 күн бұрын
Ayiboshwe lenja nje if ifele ejele akuyena umuntu lowo
@MariaMabje
@MariaMabje 9 күн бұрын
Yoh😭this is painful nkosiyami
@ZoliswaBaleni
@ZoliswaBaleni 10 күн бұрын
Mmmmmmm kodwa thixo ingane ikuhlasela nje ngoba yona ayazi lutho mama wayo owayazi qiniso Jehovah nalothisha waphelelwa umsebenzi oboshiwe engenze lutho nkosiyami ngoba ungathembi kuthi akusiyo eyakho jesu 😢😢😢😢😢😢
@patriciamavuso2234
@patriciamavuso2234 8 күн бұрын
🙆🙆🙆🙆🙆😭😭😭😭😭kodwa Jehova amadoda biza amaphoyisa Lungsta
@mymusicmazibuko7027
@mymusicmazibuko7027 10 күн бұрын
Waze wenesbindi wenja😭😭😭😭😭😭 ingane plus uMiss wafela ubala
@BhekiFuze-v3j
@BhekiFuze-v3j 8 күн бұрын
U Miss uboshelwe into angayazi....!🥱
@CynthiaMabea
@CynthiaMabea 3 күн бұрын
😢😢mama wabantu mithandazo yakhe phendulwe muhle Smakade Kumanje kunabantu abasemajele bashwe Bagwetyelwa zintobangazazi ngenelela thixo😢😢😢
@RoselinaMotsweni-iy5zr
@RoselinaMotsweni-iy5zr 10 күн бұрын
Since ngacala ukumamela izindaba zakwa blaqlife tv Ngayawasaba Amazulu Mina Akhohlakele Akanawo Unembeza Izandla Zawo Zingcwele igazi Basathane BABA MAMA KUYAFANA 😮😢😢😢😢😢Naze Nabola 😢😢😢
@thabilebock2231
@thabilebock2231 10 күн бұрын
It has nothing to do with amaZulu it has to do with what people are doing out there. What evil is happening it's too scary. It's has nothing to do with Zulu doing it. It's has everything to do with we have come short of the glory of God. The whole world 😢
@SithembeleMsimango-n8r
@SithembeleMsimango-n8r 10 күн бұрын
Uyahlanya sbozi
@cebisiledube7757
@cebisiledube7757 6 күн бұрын
Good people just understand kuthi iblacklife tv for now is airing in KZN it’s not like anizenzi izimanga in your provinces it just that ayikafiki khona iblacklife tv So nje stop say Amazulu this n that ngoba nani ninemkhuba yenu
@princessdube195
@princessdube195 10 күн бұрын
"An idle mind is devils workshop" prov 16:27 Usathane usebenzisa Abantu njengoba unkulunkulu enza...yingakho umtwana la jehova akavumelekile ukuhlala nenzondo noma nokukhubeka kwamele ukhlambulule utshele abafanele ngoba wakugcina emoyen kuyakhela bese kubangela inzondo ephindaphindiwe ejika ibe umoya omubi lapho usatane e esuka esethatha indawo ke
@SamkelisiweMthembu-n4z
@SamkelisiweMthembu-n4z 10 күн бұрын
Waze wanesihluku unobulwane ufanelwe ijele kwaboshwa umuntu enganecala umndeni wakhe wahlukumezeka ngenxa yakho ukhona bo mhlambe nje euakho leyongane sengathi ingakufikela nasejele
@setsabilemnisi
@setsabilemnisi 10 күн бұрын
I used to love amaZulu but yhe more ngilalela i Blaqlife the more ngiwesaba😢😢😢
@ntombidlamini4907
@ntombidlamini4907 9 күн бұрын
Me too
@greenpeace7380
@greenpeace7380 10 күн бұрын
Nginjenje ngihlushwa yikulahlekelwa isfuyo, what more ingani? Masiyekeni ukubulalana
@zanellesun1534
@zanellesun1534 10 күн бұрын
Masiyekeni ukubulalana ngampela...😢
@magambumemela5707
@magambumemela5707 10 күн бұрын
Hhayi akaboshwe
@Room9_Records
@Room9_Records 10 күн бұрын
Pressure can make you do a lot of things (This bru'wela was pressured to think about the night he thought his girl has cheated on him and every time he fetches that child from skool he thinks about what happened back then until he came to a conclusion of I won't raise another man's child plus I'm no more friends with that man but now I'm stuck with this child of his not knowing it mine so the devil said kill it and he did that (PRESSURED BY THOUGHTS DANGEROUS) r.i.p to the child
@xoliemzathu4600
@xoliemzathu4600 4 күн бұрын
Usathana usebenzisa everything that is bothering us in order to win us.
@NomfundoManqele
@NomfundoManqele 4 күн бұрын
Wawaungay hlajleli ngani intombi yakho le ocabanga ukuthi ya cheater with one of your friends Lengame yafela ubala Abavuke bonke abahambe mhlabeni ngesandla somuntu balwe Okwa Thisha ku worse Nkosi yami
@MilldredMfusi
@MilldredMfusi 10 күн бұрын
Akusekho ukujikela emvakwendlu angabe esaphuma lapho akayokhomba lapho ayigqiba khona ukuze ifihliwe ngesizotha 😭😭😭😭😭😭ibible lithi akukho okufihliwe okungayikwambulwa hamba ntombazane uyemaphoyiseni😭😭😭
@ThandiSelokela
@ThandiSelokela 10 күн бұрын
Waze wa khohlakala ubulale ingane
@PatriciaMabuya-x9w
@PatriciaMabuya-x9w 10 күн бұрын
Hhaybo aphi amaphoyisa yoooh yi trauma phela le😭😭😭😭😭😭😭😭
@DuduGumede-f1j
@DuduGumede-f1j 9 күн бұрын
Yooo kwaze kwanzima awee mha kunzima unesihluki bhuti wm 😢😢😢😢😢😢
@nkosidelisile8565
@nkosidelisile8565 10 күн бұрын
Ngasho ngathi ublaqlife makabe namaphoyisa makubroadcastwa ayi ngeke KZN is leading ngesatanism😮😢
@ZinhleKhanyile-s8b
@ZinhleKhanyile-s8b 10 күн бұрын
Yoh! Angsayqedanga nalendb💔😭jehova! Kwaze kwabhlung sengyzisola ngfundelen lento 😭😭😭😭😭😭😭💔💔💔💔💔
@thabilebock2231
@thabilebock2231 10 күн бұрын
This is traumatic,I cannot sleep even hearing this
@TshidiSemenya
@TshidiSemenya 10 күн бұрын
Me too😢
@buhlesiyanda5904
@buhlesiyanda5904 10 күн бұрын
Igazi lomuntu liyakhuluma.. . . Also please please bosisi bethu aniziphathe kahle
@nomfundonogoboka1771
@nomfundonogoboka1771 10 күн бұрын
Lungsta bizela amapolisa lomntu hyini bawo umntana 😢😢engena tyala
@siphilisiwemoyo8748
@siphilisiwemoyo8748 10 күн бұрын
Thixo ngaze ngabuzwa ubuhlungu 😢😢😢
@skonienyamela4331
@skonienyamela4331 10 күн бұрын
Mayipoke ingane abuye aboshwe uthini ngotisha ongenacala uyinja njandini doti womfana hambobolela ejele Sathana.
@inhlanhloholdings6179
@inhlanhloholdings6179 3 күн бұрын
😢😢Ngaze ngakhala Jesu iyoooooohh ngishywa uvalo kuyimanje
@BongieNcayiyana
@BongieNcayiyana 10 күн бұрын
Yhooooo Yhooooo Yhooooo 😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢hayibo mfana kodwa uyofa nini nalezandla ezigcwele igazi lengane even if kwakungeyona eyakho Yhooooo bawo kanti kwenzekani emhlabeni asiyoboshwa lesgebengu hai bo😮😮😮😮😮😮😮 heart 💔
@9ninetruestory137
@9ninetruestory137 10 күн бұрын
Lungstar luv I really hope you guy's go through some sort of counseling bcoz today I could see that you are not ok and it probably comes from being a mother too.... you weren't your normal self vandag and u hope you heal from the trauma you experienced vandag 🙏🏿
@SphumeSphume-ju5ww
@SphumeSphume-ju5ww 10 күн бұрын
Awuuuuuu ayyyyy sebedlal ngath kwa blaqlife nisiqedel amadata, the time uyothath ingan babekuph abany abazigaday angek thish abe yedw!!!! Aybooo tsek nidlal ngath mxm!!!!😂😂😂
@PrettyMahlangu-si3pn
@PrettyMahlangu-si3pn 9 күн бұрын
Yeka ukuyibuka phela so that uzoba uclever not islima, problem solved
@thabanimabuza305
@thabanimabuza305 10 күн бұрын
Ngolibe ngishilo abantu bayahlanya we all need help. 😢😢😢
@VuyileSicina
@VuyileSicina 10 күн бұрын
Nkosi yiza ngokwakho😭😭😭😭😭😭💔
@nomsandlovu5061
@nomsandlovu5061 2 күн бұрын
Aw Jehovah kwenzekani ezweni bakithi..isono esingaka kodwa🙆💔💔😥
@nkemelengtlhatsi9772
@nkemelengtlhatsi9772 10 күн бұрын
Animveze ubuso loyo Lungsta akadingi nokufihlwa nje....noooo akayidingi i council he deserve everything thats coming & more
@NomfundoManqele
@NomfundoManqele 4 күн бұрын
Sizombona khululeka uma eseyo vela e Nkantolo
@NoziphoNxele-kv4dg
@NoziphoNxele-kv4dg 10 күн бұрын
Jooh ungaze ubulale umntwana kodwa ngenxa yomuntu wesifazane ukuthi ulale nomunye umuntu bru ake uzithole ubuhlungu obungaka 😭
@ZinhuJones
@ZinhuJones 10 күн бұрын
I wonder where will we hide our kids
@shortieyende3748
@shortieyende3748 10 күн бұрын
Yhoooo nkosi yam 😭😭😭😭 kudika umthetho lana 💔💔💔ngiya Lungstar ungamyeki
SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ugogo wanginyukubeza ngokocansi | S3-EP27
21:27
Сестра обхитрила!
00:17
Victoria Portfolio
Рет қаралды 958 М.
Cat mode and a glass of water #family #humor #fun
00:22
Kotiki_Z
Рет қаралды 42 МЛН
Une nouvelle voiture pour Noël 🥹
00:28
Nicocapone
Рет қаралды 9 МЛН
coco在求救? #小丑 #天使 #shorts
00:29
好人小丑
Рет қаралды 120 МЛН
Ubungozi bokuthandana noMfazi woMuntu
12:51
SiyaVusana Podcast
Рет қаралды 12 М.
Mukadzi wangu arikunyengwa ne mugayisi wemagwere .dare ra chief Mutasa Karanganda TV
58:17
Karanganda Tv (Waiyepo ere ?)
Рет қаралды 2,4 М.
Isthembu Somjolo Ep9: Omunye uhlala emakhaya omunye usedolobheni
29:57
UYANGIJOLELA -SHE GAVE IT TO THE FRIEND😂
43:43
Duyaza TV
Рет қаралды 61 М.
KUVELE INZONDO ENKULU PHAKATHI KOMNDENI OBANGA UMUZI WEFA
2:20:18
Stetelegu Media
Рет қаралды 99 М.
Сестра обхитрила!
00:17
Victoria Portfolio
Рет қаралды 958 М.