Ingiqedile Inyanga Ngocansi Ithi Ingithwalisa Ngesidoda Sayo. Isilokhu Ingiphindaphinda.

  Рет қаралды 101,927

Emakhaya TV

Emakhaya TV

Күн бұрын

Пікірлер: 350
@Mlondiwama2k
@Mlondiwama2k 2 ай бұрын
Woza Nami ngikuthele ngesami uzoceba😂.. inyanga yabona ukuthi ukholwa yonke indavundavu nje.. asikho isthwalo esinjalo.
@ZinhleKhuzwayo-s8x
@ZinhleKhuzwayo-s8x 2 ай бұрын
😂😂😂
@sphelelemabaso277
@sphelelemabaso277 2 ай бұрын
Shuthi wisfebe wena, uvula igolo ngoba ufuna umcebo . Wisfebe wena
@businzama6939
@businzama6939 2 ай бұрын
Mcebo ongapheli 😂😂😂😂😂
@SlindileKhumalo-03
@SlindileKhumalo-03 2 ай бұрын
😂😂😂😂😂koda ungihlekiselani but true
@SiphamandlaNxumalo-vb6zq
@SiphamandlaNxumalo-vb6zq 2 ай бұрын
Angazi noma imina ngedwa yini engingacacelwa ukuthi ifihlelwani inyanga igama nokuthi eyakuphi ukuze kuzosizakala isizwe ngoba phela uma umfihla awuncedi kushukuthi usafuna nabanye badle ushevu owawudla nawe ngoba uyivikela nje manje usichithela isikhathi awuncedi umbono wami nami kwakugcono unsika ngoba ubezifonela zona lezinyanga ebezidlala ngabantu sizibone sizazi kube kuwe uyayakuyo wazi ukuthi wawubonile ukuthi uwumuntu onjani 🤞
@Gaba2024-q8g
@Gaba2024-q8g 2 ай бұрын
Kudangerous uku expose ezinye iinyanga bafo.Naye uNsika ebengonwabanga zinyanga ebezivezwa kwi channel yakhe.
@Nhlanhla-gd6nc
@Nhlanhla-gd6nc 2 ай бұрын
Sifihlwa kanjn isigebengu ngempela njena asaziwe ukuze siphephe nathi
@Mosotho.2
@Mosotho.2 2 ай бұрын
@@SiphamandlaNxumalo-vb6zq true ma brother 🥺
@SimangaNxumalo
@SimangaNxumalo 2 ай бұрын
Dadewethu phephisa bophisa lesgebengu esasiqonde ukudla inhlanhla yakho engathi ungalapheka ngokomzimba nasemoyeni ungalilahlithemba pray God heels
@BhutanaVincent-bn7kh
@BhutanaVincent-bn7kh 2 ай бұрын
I'm so sorry my sister coz nawe bewuth uyazama for umuziwakho nezingane zakho but ngbona kumele ulapheke ngoba inyanga yathwebula izinhlanhla zakho
@sbonelomdima85.c
@sbonelomdima85.c 2 ай бұрын
Zizoniqeda izinyanga ngisende ngoba niyabhayiza 😊
@thokobhengu8295
@thokobhengu8295 Ай бұрын
😂😂😂😂😂yooooh
@franceqaoka8452
@franceqaoka8452 2 ай бұрын
But guys i think you must mention this scamers by their names so that another peple fall into the hole. Atlist the victim must mention the name it doesn't help to listen to the story then with accident will fall to the 1 person only because his name was not mentioned
@LindiweMzameko
@LindiweMzameko 2 ай бұрын
True
@MfankhonaMazibuko
@MfankhonaMazibuko 2 ай бұрын
Ushayelani khona
@ThembisileHlengethwa
@ThembisileHlengethwa 2 ай бұрын
True
@njabulomeyiwa1076
@njabulomeyiwa1076 2 ай бұрын
I agree with you
@SibongileGolide
@SibongileGolide 2 ай бұрын
Yebo
@avuyilekhuzwayo4068
@avuyilekhuzwayo4068 2 ай бұрын
Wangabaza amandla ka Nkulunkulu, wakuzuza usathane
@businzama6939
@businzama6939 2 ай бұрын
Wabuswa amakhosi amabili
@DumaNomzamo
@DumaNomzamo 2 ай бұрын
Ngidliwe ngidliwa everyday shem yibet 😂😂😂😂😂😂 ayiii suka Unjani mfakagogo woza nazo vele lezinyanga zifuna ukuyiswa ejele ziyaqilaza abantu
@NkanyisoAfroSoul
@NkanyisoAfroSoul 2 ай бұрын
Go to dr Mzizi engonyameni uzokusiza sisi loyababa wenza into yangempela njr 🥺🤞
@GuguMtimande
@GuguMtimande 2 ай бұрын
Asitshelwe amagama azo khona sizozazi ukuthi yiziphi zingafihlwa bakithi
@bhekidlamini1199
@bhekidlamini1199 2 ай бұрын
lenyanga idingeka kuMens Conference 🤣
@TryMoyo-g1f
@TryMoyo-g1f 2 ай бұрын
Lingabozifihla leziyanga kuyafana kusazoya abanye kuleyo nyanga
@BalungileCele-sn5lo
@BalungileCele-sn5lo 2 ай бұрын
Aw mzalwane ngaze ngakuzwela walingeka nje ngenxa yemali..uGod akuxolele bakithi..
@MthokozisiSishi-v3t
@MthokozisiSishi-v3t 2 ай бұрын
Lenyanga nabafundi ababoshwa .angazi Noma banamalungelo okudlwengula bona.ababoshwa
@bulelanm7776
@bulelanm7776 2 ай бұрын
Kahle hle izinyanga zinakho lokho talking from experience nami ngigula inyanga yath kumele ilale nomkami ukuze kuvaleke amaphupho amabi ayemhlasela inyanga yaseDuduza e-Ekurhulen
@thandohnyawose234
@thandohnyawose234 2 ай бұрын
Mina nginibona nihlangene nalezinyanga, mhlambe zyanikhokhela njengoba ningawavezi amagama azo, nenzela ukuthi kuqhubeke kugaxele abantu abaningi khona bezolokhu bezoxoxa la kunina
@MxolisiEnerst
@MxolisiEnerst 6 күн бұрын
Yey ngoba kudlaliwe ngabantu nkosiyami
@bennymgudie7762
@bennymgudie7762 2 ай бұрын
First comment balele omahlalela
@KhosiNgobese-s9l
@KhosiNgobese-s9l 2 ай бұрын
Kanti wayidlisa futhi indoda yakho🤣🤣🤣
@SimonSoja
@SimonSoja 2 ай бұрын
Mmmm nkosi somandla baphela abafazi babantu ngamanga enyangi. Sisi awungowokuqala nibaningi and abanye basezogileka kodwa lento niyiteta oko
@businzama6939
@businzama6939 2 ай бұрын
Wena wavuma ukubuswa amakhosi amabili uNkulunkulu no Sathane soze babusa ndawonye sisi manje nalezinyanga zenu ave zinilala shame zithi zinikhipha amabhadi waze waqinisa ekutheni uyikholwa ngapha uyolalwa inyanga 🤣🤣🤣🤣🤣🤣izinto enizenzayo silele
@lindadhladhla-lh3xn
@lindadhladhla-lh3xn 2 ай бұрын
Ziningi izinto esingazazi iBhayibheli lithi singahaleli izinto zabantu.asifundeni ukubekezela.sesiyosaba osomabhizinisi bayasigangela thina bathengi
@Ntokozo-e4o
@Ntokozo-e4o 2 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂into enizenzayo silele kwaaaaack😅
@SunshineMelaphi
@SunshineMelaphi 2 ай бұрын
Why Nyanga nizifihla ngoba ziyaqhubeka nokuphoxa abantu
@siphamandlabrian6476
@siphamandlabrian6476 2 ай бұрын
Akasale esegqubeka nayo inyanga ngoba vele wathatha isinqumo sokushiya umyeni wakhe wathemba inyanga.
@PatilicousGumede
@PatilicousGumede 2 ай бұрын
Ungabafihlela abantu,lokuyena engabe uyamfihlela akafihleleki cc ,wakwazi ungakazi wena ukuth uzomkhaphela,cela ur Chris akxolele
@vincentmelusizitha6313
@vincentmelusizitha6313 Ай бұрын
Umama ungafuna I ndawo ebizwa nge revelation spiritual home, ikhaya lomoya eholwa yi mboni uzwi lezwe Radebe
@jabumthethwa-ov4lo
@jabumthethwa-ov4lo 2 ай бұрын
Yey ungidla ukubhubha mina lowo easybet
@GodfreyBongumusaGasa
@GodfreyBongumusaGasa 2 ай бұрын
Lenyanga kumele udutshulwe kyefana nokuth yamdlwengula ngendlela achaza ngayo lomama😊
@MvikeleniMyaka-vw7bn
@MvikeleniMyaka-vw7bn 2 ай бұрын
@@GodfreyBongumusaGasa idutahulwelani kodwa inyanga ngoba nangu umuntu ukhethe ukunika inyanga ikhekhe lomyeni wakhe engaphoqwanga kodwa edlalwe nje ingqondo njengoba vele lapha ezweni kudlalwana ingqondo
@GodfreyBongumusaGasa
@GodfreyBongumusaGasa 2 ай бұрын
@@MvikeleniMyaka-vw7bn Inyanga ayibulale mfoh engan iyona eyakhohlisa umfaz womuntu ngoba ifuna ukumudla ayibulawe impela lenyanga boh
@Mosotho.2
@Mosotho.2 2 ай бұрын
Uthwele ngawe ma sister lo basted 😢 you should tell his name out here! Kgaa! 💔
@Savebygrace-it
@Savebygrace-it 2 ай бұрын
😮😮😮aiiii ngeke ngofela kuJesu
@ctheh95sandile20
@ctheh95sandile20 14 күн бұрын
Asidlali la
@duncanntuli-qf7uo
@duncanntuli-qf7uo 2 ай бұрын
kanti amagama alezinyanga awavezwa ngani
@raymondNtshangase
@raymondNtshangase 2 ай бұрын
Ngibona ukugula la, ngizwela umyeni wakho nxa
@emmanuelvusimuzimthiyane2728
@emmanuelvusimuzimthiyane2728 2 ай бұрын
Zilandeni lezo Nyanga akusizi ukuzifihla kwenu kumele zivele emphakathini ukuze zaziwe,ukukhohlakala kwazo kuvele obala😎
@businzama6939
@businzama6939 2 ай бұрын
Bayazifihla kodwa bathi zibagilile
@SunshineMelaphi
@SunshineMelaphi 2 ай бұрын
Why inyanga nizifihla nifihlela uba kugileke abanye
@WinileButhelezi
@WinileButhelezi 2 ай бұрын
Bakwethu asamkele lokhu esakphiwa uThixo ngoba yena unenhloso ngathi makudalwe ukuthi uyohlupheka kulungile
@msizinxumalo8024
@msizinxumalo8024 2 ай бұрын
Walayeka nje lomama ungalala nenyanga indoda yokho isaphila akakaze ecabange ukuthi kungalimala indoda yakhe ngalento ayenzile
@menzimpanza1727
@menzimpanza1727 2 ай бұрын
Eishiiiii cc wami kwaze kwabuhlungu yaze yabuhlungu indaba yakho mfe2 😭😭😭😭kubuhlungu ukudlala ngomuntu ngoba nakhu exakekile ebe ezokukhokhela kodwa uzodlala ngaye wena ngoba nakhu exakekile inyanga leyo ysyizothatha amandla akho
@shortieyende3748
@shortieyende3748 2 ай бұрын
kodwa bakithi asikho isithwalo esi ryt ngiyakuzwela akuceda u doctor Khathazile no mkhulu Gasa
@GodfreyBongumusaGasa
@GodfreyBongumusaGasa 2 ай бұрын
Zimbalwa kodwa ezelapha ngeqiniso bafowethu iningi lezinyanga ziyabadla vele abafaz bethu madodaaaa and bakhona abangakuphinda bakudle futhi😊
@mabhizansele4462
@mabhizansele4462 2 ай бұрын
Umfazi onjani ohamba izinyanga indoda ingekho
@GodfreyBongumusaGasa
@GodfreyBongumusaGasa 2 ай бұрын
@@mabhizansele4462 Ukuganga kwabafaz konke lokho kodwa lenyanga eyabhebha lomfaz iyadinga ukudutshulwaaaa
@muhlerm4391
@muhlerm4391 17 күн бұрын
Woooow yaze yathembeka lentokazi ngangokuthi imazise umyeni wayo ngobumnyama bechilo lokuthwala yaz waze waba yisbonelo esihle kwiMbokodo ubamele abafazi❤❤
@BalungileCele-sn5lo
@BalungileCele-sn5lo 2 ай бұрын
Wakuthwebula cc izinhlanhla zakho namablessing akho abaleka..bt lisekhona ithuba lokuphenduka uJesu unamandla uma ubuyela kuye uyakwakhiwa ..udinga ukuya kumfundisi uhlambuluke uzile ukudla ukhuleke..uthole abazalwane ozothandaza nabo..igazi likaJesu linamandla ukukuhlambulula ugezeke..owesfazane owayenomopho wathinta mphetho wengubo kaJesu wasinda..awsadingi bantu bendabuko manje..buyela kuJesu wakho uvulile izandla ungumhlobo osiza ngeqiniso akmdeli umuntu..Good luck Mzalwane wam..
@EmmanuelMkhize-e3k
@EmmanuelMkhize-e3k 2 ай бұрын
Nohlale nineyinkinga bafazi ngoba ningomathanda izinto awumukeli ngani ukuthi unkulunkulu usakbeke phansi usazoyela esimweni nisazonya nina
@MazwendodaSikhosana
@MazwendodaSikhosana 2 ай бұрын
Lomama akafune ubaba u Gasa ose ngonyameni Uzamsiza bhuti ngyamthembisa umama Akaye ngonyameni mudlula emlazi
@SkwataMkhwanazi
@SkwataMkhwanazi 2 ай бұрын
Ubufebe nje lobu ushadile ayekhona amanye ama option newa wakhetha eyokulala usuzokhala la wazifaka wena
@PutlakoMjwara-z9g
@PutlakoMjwara-z9g 2 ай бұрын
Uyalunga uthi usindisiwe uma usho kusukela ekuqaleni ethi ubuye wedwa kwakumele ungalinge ubuyele kulosathane mina ngizojaja impela uyisidomu wesisi ndini inyanga ikhohlakele nawe ukhohlakele indoda kumele ikugxoshe uyolala nesoka lakho elingcolile
@JabuHlalisile-hw7gd
@JabuHlalisile-hw7gd 2 ай бұрын
Eish kwaze kwanzima ngizwa ngisaba lapho ukuphumelela sonke siyakufuna kunzima phephisa dadewethu😢
@BhekinkosiGoba
@BhekinkosiGoba 2 ай бұрын
Ayikho into ekuthiwa kanye kwase kuqaleni KWA KUMELE anqabe u Jehova abenawe
@DumisaniMdladla-k2c
@DumisaniMdladla-k2c Ай бұрын
Yekelani ukphanga uMdaka iZulu lingakani😮unikela ngeNgquza ngobanakhu ufuna iMali
@NcamisileMbatha-sv8xb
@NcamisileMbatha-sv8xb 2 ай бұрын
Phephisa dadewethu wawuzama inhlanhla nawe, Nkulunkulu uzokphendulela kulomgulukudu wenyanga 🥺🙄💔
@ParStarSibbs
@ParStarSibbs Ай бұрын
😂😂😂😂😂😂Thathalento ayinabungozi Kuphi khona bukamanje ....ususenkingeni enkulu kunakuqala....❤
@THULANIJabulani-g4n
@THULANIJabulani-g4n 2 ай бұрын
Why nigodle imagama ezinyanga mbumbulu ngoba kufanale aziwo kukhona kuzosizakala abasafuna ukuya khona
@FortuneMthiyane
@FortuneMthiyane 2 ай бұрын
Ayyyy Nokuthwala ayyy mxm ,
@superngubane
@superngubane 2 ай бұрын
Presenter uyigwala kakhulu Saba nokubuza.
@BathabileSikhakhane
@BathabileSikhakhane Ай бұрын
Sbusiso zikhona izinyanga zeqiniso inkinga ukunganeliseki ufune into ongayabelwanga.mina ngiyinyanga ngyathwasisa ngibonga lokho kosuku engikutholilyo
@ZandileMazibuko-pg5ey
@ZandileMazibuko-pg5ey 2 ай бұрын
Haw ay cha kunzima Bo ezwen
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 2 ай бұрын
😮😮😮😮😮haybo😅😅 yinto enjani leyo kwakuyired flag kwa ukuthi axoshe umyeni wakho.yayikuthakatha keyonyanga niphindane cc hayibo Jesu😢😢😢yhooooooo hayibo isidoda sikhulisa umcebo kanjani ngokupipiliza umfazi womuntu fanele iboshwe leyonja yenyanga 🇬🇧
@sithembisohlela8256
@sithembisohlela8256 Ай бұрын
Indaba iqala uma umuntu wesifazane ezoya enyangen ehamba yedwa ila efika yonakale khona
@theresandebele4928
@theresandebele4928 2 ай бұрын
Umam Ngicela afula ikhaya lomoya I The Revelation Spiritual Home eHolwa yinkosi yomoya UBaba u Radebe kuleyoo ndawo akuyo Makungekho branch lapho akhona ikhona e Johannesburg angabuza nje uyayithola akazokhupha cent uzozibikela udaba lwakhe asizakala
@BelindaMakhuvele
@BelindaMakhuvele 2 ай бұрын
I Just like the sound of the birds
@ANM-xi6on
@ANM-xi6on 2 ай бұрын
🎉inetyala na ikuku le yini eleke umntu elungisa okanye efuna ukulungelwa semisa ngayo Uhambusimaze kula maxoki yini🎉😂❤🎉
@ArthurNdwandwe
@ArthurNdwandwe 2 ай бұрын
haw phephisa cc bakith izinyanga zidlala ngath ngoba sihluphekile
@KhanyiesileNxumalo
@KhanyiesileNxumalo 2 ай бұрын
Kunzima 😢
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 2 ай бұрын
KUNZIMA IZINYANGA ZIDLALA NGABANTU LEYONYANGA NGATHI INGASHA ISAPHILA WAKHOHLAKALA WENYANGA NXESE SESI BEWUTHI UZAMELA UMUZI WAKHO KANTI UNGENA KUSATHANE UQOBO UDR KHATHAZILE ANGAKUSIZA
@SilindileMathosi
@SilindileMathosi Ай бұрын
Yilokhu ngathatha lento kuyaphileka😂😂😂thatha lento uphile
@mkhuliseniameni5975
@mkhuliseniameni5975 Ай бұрын
awcabangi nawe madunga ukuytata
@admirenali3219
@admirenali3219 2 ай бұрын
mama zama ubaba uGASA ngaseMlazi uzokusiza
@andilefah1564
@andilefah1564 Ай бұрын
WeeeeeeeePeeeeeeee bakbulele sisi ngompipi oshunqiselwa ngempepho
@ANM-xi6on
@ANM-xi6on 2 ай бұрын
Ubuzama impilo Wabonuba ufanelwe yipipi lo mchamo unamayeza ngafike ngenazo neempepha zokwelapha Kubuhl ungu
@PressthobeZukePress
@PressthobeZukePress Ай бұрын
Some people are sleeping to much guys please wake up
@tl3482
@tl3482 2 ай бұрын
Niyathengwa nina yi easy bet ukuthi nifundisa abantu igambling? Gambling iyabulala nina
@AlvinSibanda-fv6tj
@AlvinSibanda-fv6tj 2 ай бұрын
Bantu besfazan aniyeke lento yokuba yingan nilojwe ngama swidii Ahhhh manie
@sandilengubane1611
@sandilengubane1611 2 ай бұрын
Uma nje kungab khona inyanga engamsiza nje bakithi ibuhlungu lenkinga
@sibusisomthimkhulu6797
@sibusisomthimkhulu6797 Ай бұрын
Azikho izinyanga zeqiniso. UJesu kuphela ongakunceda, mama
@phelelanizulu4945
@phelelanizulu4945 Ай бұрын
Ngabe uyamaz yn ujesu lomama usenkngen wena uzodlala
@ctheh95sandile20
@ctheh95sandile20 14 күн бұрын
Weee bhatata uJesu wani lowo
@nonhlanhlazwane9722
@nonhlanhlazwane9722 2 ай бұрын
Wawuzibulawela ubufebe nje wena lwabishi
@siyabongamajola-ii7et
@siyabongamajola-ii7et 2 ай бұрын
Ifihlelwane ngant le nyanga we ndoda
@bongsflanisi5690
@bongsflanisi5690 2 ай бұрын
Sidenge somfazi ochitha indlu yakhe ngezandla zakhe, esivumela ukulalwa yinkuntsela katsotsi wexhwele. Futhi kwawena mfazi zange waqala ukukholwa wena.
@sanelezondi3859
@sanelezondi3859 2 ай бұрын
Iphutha labakuwena sisi lomthakathi ozibiza ngenyanga indaba inawe,why ungatshelanga umnyeniwakho,ukuthi,lomuntu uthi asilalane kuzekulunge izinto,indaba nje inawe
@duduzilepatienceshongwe6935
@duduzilepatienceshongwe6935 2 ай бұрын
Imali iyimpande yesono, Nkosi yami size sithathe nezinqumo Ezinzima Nkosi uNkulunkulu akasisize, phephisa cc kuzolunga uNkulunkulu ubekhona ungena kulesisimo, ubonile konke and uzokukhipha kulesisimo, khuleka
@YoliswaCekeshe
@YoliswaCekeshe 2 ай бұрын
It's teaching us a.lot
@NkanyisoNdlovu-t9j
@NkanyisoNdlovu-t9j 2 ай бұрын
Mina ngiya judge judge lomama angeke ucebe ngokubhejwa
@thathokwakhemthimkhulu373
@thathokwakhemthimkhulu373 2 ай бұрын
Yayidlala ngawe leyonto,Akusiyo inyanga ulutha lowo.
@Nhlanhla-gd6nc
@Nhlanhla-gd6nc 2 ай бұрын
Cha akubhedayo kukho konke ukuthi zifihlwe lezi nyang zifihlwe Lani ukuze ziboshwe nokuthi sizazi lezigebengu
@ThembisileMaphumulo-s7m
@ThembisileMaphumulo-s7m 2 ай бұрын
Kodwa ukube kuhamba kahle ngabe awuzanga la nawe unayo inkohlakalo
@thembindlela9678
@thembindlela9678 2 ай бұрын
Yawufundelaphi lenyanga lomuthi osebenza ngokuphinga
@jabulanimdletshe9180
@jabulanimdletshe9180 2 ай бұрын
Inyanga zenu lezi zikhohlakele
@NcaneK-91
@NcaneK-91 2 ай бұрын
Iva likhishwa ngelinye😂😂😂masazomphinda futhi
@LusindisoPhumentla
@LusindisoPhumentla 2 ай бұрын
Nawe mama uliqili kutheni ungayibophisi lenyanga kumi ndibona njengomntu oyivikelayo cz soyaohinda njalo manje kuwe
@phumimabanga962
@phumimabanga962 2 ай бұрын
Emva kwayoyonke lendavundavu esekuqaleni, indaba iqala ngo2:34
@nzululwazimtolo1269
@nzululwazimtolo1269 Ай бұрын
Umuntu ohamba izindlela zobuqili ekholwa zivamise ukungalungi.
@GeorgeMemela
@GeorgeMemela 2 ай бұрын
Kodwa nawe Sisi awzwakali njengomuntu okhathazekile noma ozisolayo ngesenzo sakhe ubuye uhleke nokuhleka okukhomba ngokusobal'ukuthi wayi enjoyer into enaniyenza awphumule obala
@busisiwegumede953
@busisiwegumede953 2 ай бұрын
Munye umahluleli phakathi komuntu nonkulunkulu mtanami ngithi bantabami mzukwane nazifundisa ukubekezela ngeke ningene kulezingibe eningena kuzo okokqala nje umyeni wakho ukubonile uzama futhi uphumelela masekshona phansi futhi wabona engikwaziyo ubezokweseka uze uphinde uphakame inkinga yenu bantabethu nonontanda kubukwa anifuni ukuvuma ukuthi okay uJehova usengibeke la angibekezele buka manje ubishi ozifake kulona😔😔😔😔Iyodwa into ezoksiza manje ukuthi uzilahle kuJesu ukhuleke uzile ukudla kuncono ngoba ngiktshela ngento oyaziyo nobukholelwa kuyo futhi iksebenzela lfanele wazi nje ebhizinisini buyafika ubusika bakhona nami ngisesebsika kodwa ngilinde uJehova ikbusise iNkosi usazozibuyisela KUYO 🙏🙏🙏🙏
@sibusisomvimbi844
@sibusisomvimbi844 2 ай бұрын
Wayethwebula intlahla yakho lomntu lowo. Ndibukele ndisekapa
@SinenhlanhlaKhwela
@SinenhlanhlaKhwela 2 ай бұрын
Vele ukhuluma kakhulu😂
@lehanatshotetsi9303
@lehanatshotetsi9303 2 ай бұрын
Umama makabone o dokotela U Dr Mnguni Shepstone uyongibonga akalenzi iphutha lowababa🤞
@sethabilesimelane8038
@sethabilesimelane8038 2 ай бұрын
ukupi?
@NyoniyamanziMhlakoane
@NyoniyamanziMhlakoane 2 ай бұрын
​@@sethabilesimelane8038dr mngun Hibberdene
@alidasaunderson7056
@alidasaunderson7056 2 ай бұрын
😢Hau uthi uyikholwa kodwa kade wase ulala emjolweni 😢😢nomnyeni wakho uyalala naye angisazike kholwa😢😢yhoo
@ThamiMtambo
@ThamiMtambo 2 ай бұрын
Into esele ukuthi ayogana inyanga leyo
@businzama6939
@businzama6939 2 ай бұрын
Nje
@bonginkosimemela4742
@bonginkosimemela4742 2 ай бұрын
Waynika nangemuva yin lenyanga😂
@xollyxolly1223
@xollyxolly1223 2 ай бұрын
Ncese ntombi ngathi ungasizakala 😭
@KhosiNgobese-s9l
@KhosiNgobese-s9l 2 ай бұрын
Ungumfazi womuntu wahamba wayobhejwa Inyanga. Ukhohlakele wena mfazi ndini
@SimfumeneMdubeki
@SimfumeneMdubeki Ай бұрын
Waaaaa hayi nalocc wazdlisa ngalendoda
@SithembisoMathibela
@SithembisoMathibela 2 ай бұрын
Ewu..wathi thatha lento ayinabungozi kuyaphileka..wayeganga lowo cc
@nomkhosithobeka6773
@nomkhosithobeka6773 2 ай бұрын
Umkhuleko qha! wangabaza umdali wakho owakwazi useyihlule ngempilo yakho wathemba umuntu wenyama but ungaxhumana no profert Kwazi Mamane uzoksiza utholakala kuFlolence Nzama road opposite ICC eDBN uzokusisa phuthuma
@CaroMfeka
@CaroMfeka 2 ай бұрын
Sekumele nithole imvumo manje yoku exposer lezinyanga ezikhohlakele ngoba njengoba befihlwa yilapho abaqhubeka khona bagange pls
Ngabona Isthwalo Sika Madam Manje Silala Nami. Emakhaya Episode 1.
22:28
😜 #aminkavitaminka #aminokka #аминкавитаминка
00:14
Аминка Витаминка
Рет қаралды 1,8 МЛН
didn't manage to catch the ball #tiktok
00:19
Анастасия Тарасова
Рет қаралды 34 МЛН
黑的奸计得逞 #古风
00:24
Black and white double fury
Рет қаралды 26 МЛН
How it feels when u walk through first class
00:52
Adam W
Рет қаралды 24 МЛН
King eveze imfihlo eDamini lakhe Kwathuka wonke umuntu 🙆‍♂️
28:19
REAL STORIES | Ep 20| uMithise uMawakhe, 3 Wezingane - Part 2
51:09
Real TV1 Stories
Рет қаралды 302 М.
POVESTI ARDELENESTI | VOL 1 | COLAJ 3 ORE 20 MIN | 2024
3:21:10
Povesti Audio Romania
Рет қаралды 10 М.
INDODA YAMI YANGIDUBULA 6 BULLET AYIBOSHIWE, SENGIHLELI NGOKUSABA
1:04:30
Isithwala Singenze Ngamithisa Ingane Yami. ANGISAKHONI
15:01
Emakhaya TV
Рет қаралды 132 М.
Dr Mnguni Ekhuluma Nemikhovu Yakhe Bukhoma
14:16
Real TV1 Stories
Рет қаралды 610 М.
😜 #aminkavitaminka #aminokka #аминкавитаминка
00:14
Аминка Витаминка
Рет қаралды 1,8 МЛН