Awuyeke le nto ka easy bet ibulala bantu. Uyithathe leni imali yabo
@nkalakathabeybuza2 ай бұрын
Istruu ufaka abantu enyakanyakeni
@ZamoPaliso-dq2kd2 ай бұрын
😮yhooo mamelo from black live TV our lovely host nkosi yami
@ThobekaniMthembuАй бұрын
Siyabonga cc wam ukweseka umuntu wakho hhayi laba ababalekayo uma sekunezinkinga
@tebogomatlala5056Ай бұрын
It's true there are real partners out there
@ZakheleSimelane-ep8dp2 ай бұрын
first like, first comment
@NompumeleloNgcobo-lf6lu2 ай бұрын
Aiboh i voice ngathi ngiyayazi
@Sbonisile2 ай бұрын
ayi akusiyena Mamelo guyz ama voice nje acishe afane
@ZaneleMothibe2 ай бұрын
Run,🏃🏃🏃🏃🏃
@ANM-xi6on2 ай бұрын
Asinguye u Mammello Louyakhawulezisa ukuthetha and unalo cha eMakhaya. For life Love you. 6:05 😅
@theo777mthembu2 ай бұрын
Lokhu kufana nesithwalo esibizwa ngo mathafathafa. Siyakwenzela imali lesithwalo kodwa sithanda ucansi. Lento eyenzeka kulo bhuthi kunjalo ngo mathafathafa ucansi ulenza nomayinini and noma ikuphi
@mongezijozzy9682Ай бұрын
Hayikhona bafowethu ngu Mazondi nje lona kwenzekani manjenake lapha 😮😮😮
@thembisilewithnessbuthelez663Ай бұрын
your voice sounds like Mamelo in Blaqlife TV
@ThenjiweMpumanto-b4sАй бұрын
Nami ngizwa lokho
@NonyMpentshu2 ай бұрын
😢ibuhlungu myb akathwele qha ulaliswa nesilwane😢😢
@nd00nd00Ай бұрын
cha kwasha kwacima cha kanty cha ngasho ngaty cha kwsuka lapho cha weeeh ay
@SiphiweSiduli-cq8jdАй бұрын
Unjani ephaketini uyisgwili yini 😂😂😂😂😂 ma efudumala ephaketin uthwele 😂😂😂😂
@ZaneleGoba-t4yАй бұрын
He needs a powerful man of God Nothing is impossible to God
@ElmonNyathi2 ай бұрын
UCha wakho sisi ngeke boo umsebenzisa kakhulu
@PeacefulDrum-wy9yh2 ай бұрын
Mamellow Mamellow
@BongileSilangwe2 ай бұрын
We Mamellow maye usungaphika kodwa nguwe lo😅😅
@superngubane2 ай бұрын
Lowakwi BlacLife?
@sibusisomvimbi8442 ай бұрын
Yheyi lilizwi lakhe nyani Eli.
@BusisiweMariaNcongwane2 ай бұрын
But let's support her guys and bekungamele uveze igama lakhe, ngabe umane washo but wangavezi igama lakhe 😢
@ZinhleNdlovu-y6o2 ай бұрын
Cha nidlala ngaye akuyena lo
@ZinhleNdlovu-y6o2 ай бұрын
Akuyena niyamsukela Nina hhai
@thobekilemhlongo5884Ай бұрын
Uzifihle ngisho izandla 😂😂😂
@MduduziThwala-g4hАй бұрын
Iher her her her her her her her her her her her her her her her her her her her her her who are 😅😅😅😅😅😅😅😅Mamelo😂😂😂
@BalungileCele-sn5lo2 ай бұрын
He s got spiritual wife..kumele athole umfundisi okholwa eGamen likaJesu amkhulekele uzosizakala..wish u the best..
@BusisiweMariaNcongwane2 ай бұрын
Inkinga ukuthi sesi wena ufuna usiso kusiza umuntu ongamazi ukuthi yena uyalifuna na, ngoba ngenzeka ukuthi ubhuti uthwele and usizo akalifuni. And wazi ngani ukuthi yena akayiboni yena lento as inkinga because mawuthi anihlale phansi nikhulume akafuni 🤔 1st 🚩Cc. Into ongayenza nje sisi ukuthi uphume lapho ngobe ekugcineni lento izogcine ilala nawe, izwe selibi Cc langaphandla into mayi black ungazami ukuyi paint ngombala ofuna nguwena just accept n leave noma ngabe umthanda kanganani LEAVE him. Mina ngathanda nobhuti wayenemali angumuntu onosizo kakhulu nakubantu alungile ubuso bakhe bu innocent, kanti angibuzanga elange ngelinye ilanga ngaba phupha ngithethiswa ingane encane athi akayifuni i relationship yami no bhuti ambiza ngesibongo, ingane ngayibuza ephusheni ukuthi ihamba nobani ingubani futhi yona. Yathi ihamba no ..... Yabiza igama lamkhulu wami ozala ubaba engingamazi washona ngingakaveli, ngaphapha lapho. Ngelinye ilanga ngangiye ekhaya, saba nengcabano enkulu ekhay ngase ngithi ayi asothi ngisukume ngiyohlona, umuntu lona engihlona kuya wavele wabamba mina wathi ngibona umuzi othi uzama kuwakha nawu uyakheka and umkhwenya uza namalobolo as i surprise kodwa ubona madlozi wasekhaya awamfuni ubhuti uhamba nesicitho lakhelwe sona emuva ekhaya kubo. Hayi ngoba nami ngangikakazeli ezami izindaba, ngamcela ukuthi sindlule mine ngizela ikhaya lakithi. Ngomunye futhi umnyaka ngaya futhi kuyohlola impilo, ngathola futhi same story samadlozi wakithi angamfuni umuntu wami sigcino nami ngase ngingena deep ngiyabuza ke ukuthi hawu inkinga ikulhi kanti kangaka ngoba u guy ulungile futhi ungisiza ngayo yonke into kwasekhaya kithi uyabasiza. Ngathola isigaca sendaba uguy wathwala ngelunga lomndeni umnden wakubo wasukuma wayova bathola ukuthi ubhuti nguye, ilapho ke bamphosa ngesicitho bamenza ukuthi akasoze aba nonkosikazi in his life uzothandana nabantu 6 momths is enough. Uyabashiya and vele uguy wenza njalo masengifunisisa naku background yakhe. To cut the story shot ngambuza u guy but indirect wavele wahlengezela izinyembezi. Ngibuzeni ukuthi ngisenaye na. So ngendlela aphendula ngayo the time ngimbuza wayekhombisa ukuthi unaso sazelo, ngangifisa nami ukuthi engathi ngingamsiza but ngabona ukuthi umuntu ngeke umyekelise into ayithandayo and emfakela imali.
@votizwelifile23632 ай бұрын
Voice ifana neka Mamellow guys
@BongyMveee2 ай бұрын
Yazi uqinisile angisamboni naye ngale
@ndumisosicoto45122 ай бұрын
Uqinisile mf2
@BuyisiweGwija2 ай бұрын
Kodwa yena lo uyasheshisa mayekhuluma
@sihleNdzimbovu2 ай бұрын
Cha cha cha uzokudubula 😂😂😂 cha uwrong
@TsepoKamoho2 ай бұрын
Mamelo,,,,, 😢😢😢
@MabongiButheleziАй бұрын
Singena kanjani easybet
@simakakuhlesithunzi30722 ай бұрын
No sisi lomntu wakho uthwele ulala nenkosazana qha
@ZethuGumede-p8iАй бұрын
Impela ...cha cha cha ...impèla cha😂
@sinethembafuzani21912 ай бұрын
1. Its either indoda Ulele nomuntu o wrong ngaphandle now he's face consequences zolala nomuntu womuntu. 2. Either wenziwee ngumuntu and he's not aware 3. Or maybe indoda ithwele anyway its one or the other.
@ZandileMazibuko-pg5ey2 ай бұрын
Uthwele ubhut nkosi yam
@ChleKhumalo2 ай бұрын
Presenter ngaty nwe uthwele ngawo lowo mqhele😅😅😅
@zanellesun15342 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂😂😂 eii wena Msihlez 😂😂😂😂😂😂😂😂
@BusiswaHenama902 ай бұрын
Hayi cha
@Mlondiwama2k2 ай бұрын
Wathwala ngespoki ekuthiwa umathafathafa ispoki sika dr 2+2.. leso spoki silala nawe even emini, noma ngabe ukuphi..
@bennymgudie77622 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂mathafa thafa
@phumimabanga9622 ай бұрын
Ukhulumisa okomuntu one experience yakhe umathafathafa😂
@bennymgudie77622 ай бұрын
@@phumimabanga962 🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@Mlondiwama2k2 ай бұрын
@phumimabanga962 lol ay ukhona engimaziyo bengisebenza naye walanda yona lento, besevele simbone ese'chamile nje emini emsebenzin but wagcine eyekile ukusebenza cz usenemali manje.. but iyamhlukumeza leyanto
@phumimabanga9622 ай бұрын
@@Mlondiwama2k Yooo ay kunzima emnyango bhut wam
@sibusisomazibuko76062 ай бұрын
Kunzima sis yhooo
@CyrilsithembisoMbathaАй бұрын
Uthwele Ngoma thafathafa lowomuntu wakho Yana Ku dr 2+2 zosizakaka mhlabuyalingana
😂😂 cha nawe thula bhuti cha ulalele cha unga interfere cha sifunabukuzwa kahle cha
@NomusaNdlovu-z7w2 ай бұрын
Ivoice kamamelo le
@mncedi77_2 ай бұрын
Kodwa phela ama voice abantu ayafana, you can't be sure ukuthi uyena.
@makhosimazubane17012 ай бұрын
Mamello lo ngbon skibha wake was faka kwenye yama show😂😂😂😂😩😂😂
@FfbbHsksh2 ай бұрын
😂😂😂😂😂
@NomathamsanqaMkhwanazi2 ай бұрын
😂😂😂😂,
@njsitholemkhize9207Ай бұрын
Mina ngabe kade ngabaleka bandla
@MaureenQwesha27 күн бұрын
I will be scared to sleep with him yhoo gal you are brave.
@bonginkosinzima7110Ай бұрын
Uvelelwe kodwa ulomafendasi webantu!
@Thabzo5142 ай бұрын
We babo!!! Bekumele uke uyohlola dadewethu so that uzothola kahle ukuthi yini lena ekulomubhemu, may be uthwele unkunzana!!!
@nonhlanhlazwane9722Ай бұрын
Hayi futhi sibuka lukhulu e south africa 🇿🇦
@ThandiweKhuzwayo-k8s2 ай бұрын
Ngathi nalo chaa seya nyanyisa
@latofadyingbreed6732 күн бұрын
Banishaya ngesichitho sesilwane
@Hiddensecretsrevealed2 ай бұрын
Kunzima umkam ulalwa sislwane every night sede ndamyeka mna ulala naye cos akafuni noba ngimthinte tuu manje. So i think ngizode ngidivose ndanele, last time silele amatapile am avela abaleka atshone suswini kum then aphume masendiqedile uchama, hay ndiyawncama lomtshato kdala mna ndizama ukumsiza inkinga akekho honest so akafuni nohlala phansi sixoxe soloko ekutiktok day and nyt ukuze alale, kunzima ke usiza umntu ongafunusizo futhi akafumani bantwana nooDR ababoni lutho lurongo and mna ndinabo abantwana before ngilale naye. Hay sinzima islwane onaso uneenkani akazboni , ngizamile ukumsa kumthandazeli watsho wancama umthandazeli lento ivele itswine kuye awe phantsi avuke after 30 minutes but xa umbuza kwenzekani akazazi.
@nonhlanhlamhlonga34112 ай бұрын
Kume asebenzise ugalic awucofoze bese amanzi awo awadulele nhaphaphansi noma athole into awufake emusuku awukhipje Eleni awufake nje nge tempon ube nentambo yokuwudonds uma esewukjipja
@HlengiweNdlovu-hz8op2 ай бұрын
Mele azijwayele ugugeza ngo rough salt inkomo awusokhe manzini bandaya aqedele ageze nkomo njalo kuzophela
@NomaliKanyiАй бұрын
Cc mina ngibona ngathi umuntu ongakusiza la kulenkinga umkhulu u 2+2 anhikaze nhiyekuye angimazi nhimgcina la ku U tube kodwa ngiyakholelwa kuye xem angakusizangine sure
@thobekilemhlongo5884Ай бұрын
Cha uyalanda lo buti cha akakwazi ukunika umuntu ithuba abeke udaba lakhe cha asibe salandeleka indaba cha ubeka kakhulu cha awume tuuu udedele umikazi wodaba ...waze wazifihla mamelo akaze abe khona uzobeka udaba agoqe izandla kanje cha!
@ncumisasomiАй бұрын
Aibo cha
@MafusieFalatsa2 ай бұрын
Hay Mamello chaaa
@nkosindiphilemdingi36752 ай бұрын
Kungani kungahlanganwa nalensizwa yaziswe ngenkinga ayibonayo usisi bese kuba uyena umnikazi wendaba ovuma inkinga bese kuba uyena ofuna usizo
@khayelihlenxumalo-gp5qg2 ай бұрын
Mina ngisola ukuthi walanda isithwalo sikama thafathafa yiwo olalana noma ikuphi noma inini
Ay cc awyeke nawe ukulala naye uzfaka engizin cos awaz konakala ini ngaphakath kuwe..if engafun ukxoa hamba ungabheki emuva szogcina sikulala or skbulale cos umbakwenu phela lo
@enhlemthethwa37382 ай бұрын
Bhuti thula ulalele and stop judging the guest...give them a chance to speak!!
@ZamoPaliso-dq2kd2 ай бұрын
Cha mamelo cc mina ngikholelwa kumthandazeli ake uhlangane nobaba uprofet EB Ndlovu uyena engimbona enamandla woku khiphi mimoya engcolile buka iDumisa channel kuTV from 10 nje or babu hlulabathakathi Apostle Muhlala sowuzozikhethela ufunusizo komuphi kuvele nama date lapho that uzobekuphi wenanje zama if ufunu sizakala corz nenyanga angizithembi nje