DOGZIN-UMGQUMENI,UMUHLE,UMAHAWUKEL,BHEKUMUZI LUTHULI,LUCKY DUBE,AMALUNGA,AMAHOTELA QUEENS...

  Рет қаралды 9,852

PERFECT TV SA

PERFECT TV SA

Ай бұрын

IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA
PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT

Пікірлер: 140
@nhlanzekolamula3246
@nhlanzekolamula3246 Ай бұрын
Siyabonga baba u Dogzin ngokusimbulela kancane NGO shwi no Mtekhala. Ngoba sebemenza umuntu omubi u uMtekhala🎉🎉
@Sandilesibiya126
@Sandilesibiya126 Ай бұрын
Hhayi kuyabongeka
@sizwesamadinekamlambo9376
@sizwesamadinekamlambo9376 Ай бұрын
Inkinga umbuzo umile wabhala ziphi ingoma
@solomziradebe8366
@solomziradebe8366 Ай бұрын
​@@sizwesamadinekamlambo9376walungisa zonke lezingoma ezazibheda wazenza zamnandi kakhulu
@kheswa19
@kheswa19 Ай бұрын
​@@sizwesamadinekamlambo9376impela nje, wabhala yiphi ingoma?
@kheswa19
@kheswa19 Ай бұрын
​@@solomziradebe8366wake wazizwa wena zibheda?
@tholokuhlemkhonzeni-gl2wr
@tholokuhlemkhonzeni-gl2wr Ай бұрын
Kyacaca uBhekumuzi wayenobuciko....izibongo zengoma zazimfishane kdw zigoqa bonke abantu akasebenza nabo. 🤝🤝
@AdamsAlfred-yl8gm
@AdamsAlfred-yl8gm Ай бұрын
Mfoka Manqele ngicela ulande ababasebenza nobaba uBhekumuzi Luthuli
@HouseholdKhoza-iq4nf
@HouseholdKhoza-iq4nf Ай бұрын
Mina am happy ngoba sekucacile ukuthi uMthekhala uyabhala,
@DumisanikaCabekaKaJuba
@DumisanikaCabekaKaJuba Ай бұрын
Yinhle kakhulu le interview mfoka Duyaza, kumele usilandele uJaiva Zimnike bese udonsa iznkabi ezndala uShobeni, Bheki “Ihhashi Elimhlophe” Ngcobo, Mfiliseni “Mqabulasheshe” Magubane, no Thwalofu Khoza, bese usidonsela abafana beChalaha (Smirnoff, Mfanie, Dulasi, Sgabiso, Lihle Xhakaza, Ntencane) bese kuba abadidiyeli bezinsimbi oThuthani, Mzamo, Scelo “Sdwaba sedikazi” Hlongwane
@njabuloskwayantuli5272
@njabuloskwayantuli5272 Ай бұрын
Kanye no Mgxobanyawo
@user-wh4go5mc5l
@user-wh4go5mc5l Күн бұрын
Ngiyakuthanda Dogzin ngiyakubonga ngokusebenza noluthuli ubaba wami ngomusic
@Victormlangeni-mg4nu
@Victormlangeni-mg4nu Ай бұрын
Lo Baba Legend yangempela akusiwo umbombayi
@LungeloGasela
@LungeloGasela Ай бұрын
"uhlupha ngobuyahlupha, ukube awuhluphi ngabe awuhluphi kanje" ngezwi leNdidane ❤❤
@phathizwemediaproductions7150
@phathizwemediaproductions7150 Ай бұрын
Uqinisile ubaba uma ethi amantombazane ebengawanaki ubufakazi iukuthi namanje usaphila.😢❤❤❤syabonga baba
@siyamthandapopoyi2958
@siyamthandapopoyi2958 Ай бұрын
Sicela uke usizamele no Thuthani umfoka Ndlovu bhuti
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi Ай бұрын
Yeboo ngiyakusekhonda lapho...
@mbusontini1289
@mbusontini1289 Ай бұрын
Bagwaze Dogzini Legend 🤛
@drone88580
@drone88580 Ай бұрын
Perfect tv sicela ulande uGcabashe
@sinothimchunu3329
@sinothimchunu3329 Ай бұрын
Ngifisa ukusilandele abafana bakaMolo...baliwisa iqembu likaBhekumuzi
@MbekiseniNicholasMathonsi
@MbekiseniNicholasMathonsi Ай бұрын
Muhle umlando mfoka Manqele.ngicela ukumlande noKhaya Mseleku
@mxolisingobese3877
@mxolisingobese3877 Ай бұрын
Uphush idada
@MphumeleliVuyani
@MphumeleliVuyani Ай бұрын
Sicela owazi ngoMfazomnyama noMgqashiyo🙏🏽
@njabuloalbert1745
@njabuloalbert1745 Ай бұрын
Ngyakweseka lapho hhave ngiwudinga umlando ngomfazomnyama
@mthokozikhali9557
@mthokozikhali9557 Ай бұрын
ukhona ubaba uGeorge Nyuswa
@MathaboPhangalele
@MathaboPhangalele Ай бұрын
Nami ay labobantu bayakhohlwa😢
@user-ij6su5oc7o
@user-ij6su5oc7o Ай бұрын
Dogzin uqinisil akekho Munt obedlala u live njengobhekumuzi
@mthokozisipatrick2866
@mthokozisipatrick2866 Ай бұрын
Namanje uyabonakala ukuthi uyigcokama baba
@mayibongwekhumalo2106
@mayibongwekhumalo2106 Ай бұрын
Bagwaze Dogzin umthetho uyavuma
@user-tt9qp7ry8z
@user-tt9qp7ry8z Ай бұрын
Mfoka Manqele woke uslandele phansi e 150 uThokozani umfoka Mbongwa naye azosithi fahla ngoBhut wakhe omncane uSandile uVezuthando madoda hha hei ngyakhala ngaleyondoda
@user-dt2pr4lx6g
@user-dt2pr4lx6g Ай бұрын
Hlikihla dokzini uma esesho njalo umfoka molo kwasenzima kakhulu siyabonga baba Ntshingila
@user-wh4go5mc5l
@user-wh4go5mc5l Күн бұрын
Gogzin u remind me of Bhekumuzi Luthuli
@sbongaMzimelaTV
@sbongaMzimelaTV Ай бұрын
Informative 🙌🔥
@ThulaniLangelihle
@ThulaniLangelihle Ай бұрын
Hlikihlake dogzin😂😂
@sizwesamadinekamlambo9376
@sizwesamadinekamlambo9376 Ай бұрын
UMazi ngampela uMfokaMolo sakhula bembiza kanjalo eMakhaya
@mondliwefathetha881
@mondliwefathetha881 Ай бұрын
Bhut ungangikhohlwa ngo gearbox mtshali isebenzile leyansizwa ngyacabanga omunye onomlando omuhle
@thobanidlamini3204
@thobanidlamini3204 Ай бұрын
Muhle umsebenzi wakho bafo usilandela izinkunzi
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi Ай бұрын
Uvele engibusise kakhulu ubaba uNtshingila masekhuluma eyy "hhaaaa, yaaaah" 🤣🤣🤣
@user-ks4ot1tb7q
@user-ks4ot1tb7q Ай бұрын
Icon
@SiyabongaNgema-ie7dr
@SiyabongaNgema-ie7dr Ай бұрын
Siyabonga qhawe ukuth usidonsele amaqhawe asekhona ezosazisa ngomlando wamaciko akith angasekho.ngyafisa qhawe usilandele umuntu owasala noMuhle Khuzwayo emaqenjini before ashone azosinika uMlando ka Muhle ke sizwe nje ngaye.ngoba emculeni akukhulunywa ngalensizwa yakwa Khuzwayo kodwa ingenye yezinsizwa ezaqala loshuni osudume ngoka Mgqumeni.minake qhawe ngangimkhonze kakhulu uMuhle namanje kuba ngsalalela.
@VanpersieLuthuli-lv1sw
@VanpersieLuthuli-lv1sw Ай бұрын
Bhekumuzi,Lucky Dube n Dogzin hay bekungamathe nolimi labantu
@geraldnzimande8286
@geraldnzimande8286 Ай бұрын
Namanje ngisamangazwa ukuthi uSomizi untanga noDgzini😊😊😊
@ndabad.4481
@ndabad.4481 Ай бұрын
Nami ngimangele bhuti aiii
@user-yp4tk9ec8k
@user-yp4tk9ec8k 24 күн бұрын
Inkunzike le dogzen
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi Ай бұрын
Silaaa😎
@gptactical6658
@gptactical6658 Ай бұрын
Ngicela ulande u Masefana Ndlovu no Nkathazo Sokhela, u Special Sithole.
@user-zh8ny6hj5j
@user-zh8ny6hj5j Ай бұрын
Wehluleka wancama ushwii ukuzenza umahawukela lathi ibhova awbheke mina uzbheke wena ngobufunanami besungtshelukut ungenzakanjan
@FloydNcube
@FloydNcube Ай бұрын
Amem🎉🎉🎉
@nkosingiphiledennis4883
@nkosingiphiledennis4883 Ай бұрын
Ngithe bagwaze Dogzin musa ukubakhipha ama inside ‼️
@MelusiZuma
@MelusiZuma Ай бұрын
Bhuti scela ababe cula no bhekumuzi beslandise ngo mlando wakhe ophelele🙏
@siphosenkosimichaelmtolo5522
@siphosenkosimichaelmtolo5522 Ай бұрын
Sicela asitshele umlando ngoMtshengiseni
@user-pk5bz8oi4f
@user-pk5bz8oi4f Ай бұрын
We bafo uKhaya uphi
@newsaddictstv2616
@newsaddictstv2616 Ай бұрын
Dogzin 🙏🙏🙏🙌🙌🙌🙌🙌
@Victormlangeni-mg4nu
@Victormlangeni-mg4nu Ай бұрын
Somizi shuti mdala😮
@user-zh8ny6hj5j
@user-zh8ny6hj5j Ай бұрын
Wendoda umlanda Nin Kant uwinile sbiya wamatshitshi amhlophe
@malusimkhize1846
@malusimkhize1846 Ай бұрын
Legendary 🫡
@mthandeningubane7301
@mthandeningubane7301 Ай бұрын
Iqhawe uBab'Ntshingila madoda haaa
@gptactical6658
@gptactical6658 Ай бұрын
🐕 Dogzin?what kind of dogs?
@SizweZungu-xu3my
@SizweZungu-xu3my Ай бұрын
🤣🤣🤣🤣 " yaaaaaaaah yaaaaaaaah" .... impela manqele sifunda okuningi kule channel yakho
@onsetservices10
@onsetservices10 Ай бұрын
Aw suka bakithi
@user-be8nx2fn2k
@user-be8nx2fn2k Ай бұрын
Mfoka Manqele syacela uslandele uWinile wamatshitshi amhlophe syawdinga umlando kamuhle besasebenza noMgqumeni
@muziwendoda8553
@muziwendoda8553 Ай бұрын
Uqinisile uwinile sbiya singathola okunye ngabo omuhle
@nqubekogwala5866
@nqubekogwala5866 Ай бұрын
Ay baba u dogzin ayikho leyonto ukuth umgqumeni wafundiswa umuhle Inganekwane yodwa
@GoodmanGedionBembe
@GoodmanGedionBembe Ай бұрын
Nami angiyizwa le, ngoba uMahawukela ushone ngo1999 kwathi ngo2000 oMgqumeni noMuhle bakipha Ubuhle begubazi, pho wayemufundisa nini?
@nqubekogwala5866
@nqubekogwala5866 Ай бұрын
@@GoodmanGedionBembe kshuthi nje ubaba dogzin wayekhonze umuhle ngeke sivume wonke amanga akhe ngoba sizosaba ukuthi mudala
@Mr_B_Zikode
@Mr_B_Zikode Ай бұрын
Khona yiphi? Wazini wena
@Mr_B_Zikode
@Mr_B_Zikode Ай бұрын
Uyabazi abafana bakaMahawukela Sebephelele bonke nale ethi sebedlile? Ubani owayeshaya isginci lapho? Uma uzophikisa umuntu owayekhona kwenziwa lawoma album
@NjabuloMchunu-vf2xn
@NjabuloMchunu-vf2xn Ай бұрын
Fusegi wena wawukhona yin
@MathaboPhangalele
@MathaboPhangalele Ай бұрын
Mfe2 siyacela usilandele umuntu owayeseduze kakhulu kuMfazomnyama siyafisa ukuzwa kabandzi ngaloyababa😢
@umduduzitopic9891
@umduduzitopic9891 Ай бұрын
Besekukade ngiyilindile boo
@melusizitha5960
@melusizitha5960 Ай бұрын
Asazi owadlimali😂l😂😂
@maskandimedia8903
@maskandimedia8903 Ай бұрын
Ngicela ulande uKhaya Mseleku🙏
@thembelanimthembu3315
@thembelanimthembu3315 Ай бұрын
Sicela uManyathi please
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi Ай бұрын
"KuMuhlee👈yaah" 🤣🤣🤣🙌
@user-mx1rw3qj9h
@user-mx1rw3qj9h Ай бұрын
Konje sasithini isihloko se-album yeKhansela band yokuqala?
@user-pk5bz8oi4f
@user-pk5bz8oi4f Ай бұрын
uMasefane mlande naye sesizwile ubekhons 😂😂😂
@user-uc7zi7ks2x
@user-uc7zi7ks2x Ай бұрын
Akamlande ngampela bafo
@GhostSquad-yq3vd
@GhostSquad-yq3vd Ай бұрын
Aw Cha Dogzin uyabonakala nje ukuthi ikasi lisegazini
@MASKANDIIIIII
@MASKANDIIIIII Ай бұрын
Nguye owafundisa uBhekumuz ubulova🤣😅
@lindogumede5163
@lindogumede5163 Ай бұрын
Manje le genge ephika ukut umgqumeni wafundiswa isginci, iyaphika nokuthi u Bhekumuzi naye wafunda somewhere ukudlala u live?
@siphesihlehlongwane9690
@siphesihlehlongwane9690 Ай бұрын
Wasincisha volume manj
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Ай бұрын
Copyright bafo
@ThembinkosiBachukuluzeNdzimand
@ThembinkosiBachukuluzeNdzimand Ай бұрын
Manqele sicela ukuthi mawubize umuntu uzom interviewer kubomane kube khona into edliwako noma sesphuzo nje🙏
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Ай бұрын
Anginayo imali yokukuthenga bafo
@mbonisenilaffor9759
@mbonisenilaffor9759 Ай бұрын
Mfoka Manqele ngicela ukuphuma kancane kulenkulumo kaBaba uDogzini Syacela ngelinye Nike nislandele abantu abasebenze kakhulu neNdidane abafana noKhathalani , Cebo , noZinothi kesikleze ogwansile khona ngbona ngathi always silandelwa abantu ababesondelene kakhulu neBhova angisho ukuthi kuni nakho lokho but njengabathandi beNdidane syacela impela kesizwe umlando weNdidane kubantu ababesebenza nayo ukuth wayengumuntu onjani
@philanijili8382
@philanijili8382 Ай бұрын
Kodwa why ungabuzanga nge Ndidane ngoba wasebenza kakhulu naye
@SabeloMdumseni
@SabeloMdumseni Ай бұрын
Dogzin yeka amanga umgqumeni kwathi makushona umahawukela keaba ngiyeza owacula kuqala ekhipha ubuhle begubazi title NGEKE SINIKHOHLEE Kanye nabafana bakamahawukela title UNGUBANI WENA
@MbusowakheGasa-hp3nh
@MbusowakheGasa-hp3nh Ай бұрын
Ebesebenzisana noMuhle lapho ubengeyedwa buza kahle
@PhumlaniKhulekani
@PhumlaniKhulekani Ай бұрын
Sekumele oh sekufanele impela umfoka mantshinga ugiya box uslethele siyamdinga impela manje ayboo kunini manje lashona ilanga
@sbusisoqmbhele3665
@sbusisoqmbhele3665 24 күн бұрын
Babusisiwe abanye abantu madoda yeyiiii waze wawabala amazwe ubaba awahambele ngamzuzu ngiphume kanye nakhona ngiya eSwazini 😂😢ngaphandle kwe passport 🛂
@SpheHebert
@SpheHebert Ай бұрын
😂😂😂😂😂 yanghlekisa loBaba.....
@asandaziqubu80
@asandaziqubu80 Ай бұрын
Iyah😂😂😂😂
@ndabad.4481
@ndabad.4481 Ай бұрын
Lo baba usesidin la Mtekhala nje ucheme naye
@GoodmanGedionBembe
@GoodmanGedionBembe Ай бұрын
UMahawukela ushone ngo 1999 ebese Ubuhle begubazi baphuma ngo2000, uMgqumeni ecula. Pho uMuhle wayesemfundisa nini? Ngicela onolwazi athi fahlaaa!!
@user-zh8ny6hj5j
@user-zh8ny6hj5j Ай бұрын
Umuhle ucule kuqala izinsizwa zakwamseleku ngo1999
@SaneleMtolo-np1gh
@SaneleMtolo-np1gh Ай бұрын
Inqolobane uqobo lwayo leee🙄🤔🤞
@injebomvu
@injebomvu Ай бұрын
Dokzin😂😂😂😂😂😂😂
@MuziwethembaMtshali-ty4nw
@MuziwethembaMtshali-ty4nw Ай бұрын
Zikamile izinja koNtshingila😅
@user-uc7zi7ks2x
@user-uc7zi7ks2x Ай бұрын
Sisacela ulande umasefano bhuti sisacela
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Ай бұрын
I phone number 😰 bafo
@dumohngobese2891
@dumohngobese2891 Ай бұрын
😆kdw lelizwi lababa uDogzin liyangisolisa lase lifana nezwi leli elalikwikhansela laph kuMajazi kulepart kamfowabo kaMajazi
@bigeyzzmhlongo2883
@bigeyzzmhlongo2883 Ай бұрын
Gcwala mgodi kawugcwali kade ngikulayisha
@muziwendoda8553
@muziwendoda8553 Ай бұрын
😂😂😂Lento yokubhalwa kwezingoma ku shwi no mtekhala isazokhulumisa
@AbsaMpofu
@AbsaMpofu Ай бұрын
Sicela manj usilethele Mfanie sibe kwazi ukuth ubuya nin emculweni
@zwimchunu4730
@zwimchunu4730 Ай бұрын
Mina ngicela usifunele uSpeshel weqembu omthenjwa akaze ngizwe ukuthi usashona(umbuze ngomtalabho wakhe noNogbisela)
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Ай бұрын
Phone number bafo 😰
@bongihmothas1319
@bongihmothas1319 18 күн бұрын
Mdladlambe mthwalo katholakele, skhindesncane sasala kumamsomi😂😂😂😂😂
@ernest9605
@ernest9605 Ай бұрын
Ngyabonga malume kuningi ebengingakwazi ungicacisele.
@MthokozisiMsimango-vy9pi
@MthokozisiMsimango-vy9pi Ай бұрын
Ngicela ulande uJaiver
@user-pk4mm6vt3t
@user-pk4mm6vt3t Ай бұрын
Sisacela ozokhuluma ngomfoka molo
@MthokozisiKhumalo-mo7kt
@MthokozisiKhumalo-mo7kt Ай бұрын
Oke ulande usikhumba zondi owakwamusi kwanongoma siyamazi
@mpamakagesingobese3492
@mpamakagesingobese3492 Ай бұрын
Usashona nje
@mkhanyiselwamajola8352
@mkhanyiselwamajola8352 Ай бұрын
Lutho ukhona uyaphila
@sandilendishmzimela4125
@sandilendishmzimela4125 Ай бұрын
Skhumba uyena muntu ongasilandisa kahle ngo Muhle
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Ай бұрын
Mawungathola i phone number bafo yakhe
@user-xu9lk2xc6m
@user-xu9lk2xc6m Ай бұрын
Anilande owazi umlando ka mfazomnyama
@sthembisomkhwanazi7503
@sthembisomkhwanazi7503 Ай бұрын
Umuntu odlala ibass akanalwazi ukuthi ubani obhala ingoma
@sizwesamadinekamlambo9376
@sizwesamadinekamlambo9376 Ай бұрын
Iqondephi inkulumo yakho
@mlungisisipho7169
@mlungisisipho7169 Ай бұрын
Uwahambile amazwe lobaba
@MASKANDIIIIII
@MASKANDIIIIII Ай бұрын
Bafwethu sicela ulande nomuntu owake wasebenza no Mgqashiyo Ndlovu sifuna ukumazi ukuthi wayengumuntu onjani nokulimala kwakhe ezinyaweni
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Ай бұрын
Ongubani bafo ngicela ne number yakhe?
@andilendima7727
@andilendima7727 Ай бұрын
Liyamthanda uDiliza iqhawe uyalibona noma lixoxa ngaye limchaza liyamamatheka. Aw madoda uDilizimbewu
@SandileMajola-er2ro
@SandileMajola-er2ro Ай бұрын
Ungalibali kukveza nokuthi lowodiliza wakho uyingane kaMgqumeni kwezomculo nalokho ngbona engathi kuyavela 😹😹😹🤣
@andilendima7727
@andilendima7727 Ай бұрын
Owami kanti futhi uDiliza? ​@@SandileMajola-er2ro
@zamothegodfather8392
@zamothegodfather8392 Ай бұрын
Wathi ushwi ithini ingoma abathi yabhalwa ngu mntekhala akekho oshoyo kodwa iyaqhubeka indaba yokuthi wabhala 🤷🏽‍♂️
@mzamongubane5203
@mzamongubane5203 Ай бұрын
Ngake ngathenga DVD ye album " Angimazi Ubaba" kunengoma lapho ethi sisazoyvuma lengoma (awuthi po popopopo) kwasho yena uKhelina ukuthi ekaMtekhala leyo. Kwaze kwachaza yena uGologo ukuthi uyibhaleleni
@zamothegodfather8392
@zamothegodfather8392 Ай бұрын
Akekho ophika lokho, akasho yena khona ezophikiswa ngababe sebenza naye, usabani pho ?
@lungagcabashe9436
@lungagcabashe9436 Ай бұрын
Lobaba angimthembi nje ubuye asqambele manga Lathi iBhova alikaze lifundiswe muntu isginxi saphupha silishaya ephusheni wavuka esekwazi
@sinothimchunu3329
@sinothimchunu3329 Ай бұрын
Kukhona kodwa enisakukholwa..ngoba konke niyaku googlisha. ..uDogzin ukhuluma into akayaziyo
@sizwesamadinekamlambo9376
@sizwesamadinekamlambo9376 Ай бұрын
Uthini umgwaqo obomvu obheke eMangwane kwakungamasosha ngiyawazi ayedlalwa over ekhaya
@mthobisimagoso1529
@mthobisimagoso1529 Ай бұрын
Syabonga ukucacisa kolukaShwi nomtekhala, mfoka Manqele syacele usilande uMfanie
@kamaveetv9457
@kamaveetv9457 Ай бұрын
Ayi cha legend yangampela kodwa ukuhlonishwa kobuciko bayo modumo lwayo alwanele emzansi ihlonischwa kakhulu emhlabeni jikelele futhi bengizitshela ukuthi ikhule kakhulu kanti cha kodwa isindala phela Sibonge mfokaManqele🙏🙏
@Victormlangeni-mg4nu
@Victormlangeni-mg4nu Ай бұрын
Uboke ulande izingane ZOMAAA no Baba umaqimba weqembu labafana basemawosi
@mthethelelindukuh3537
@mthethelelindukuh3537 Ай бұрын
Wathinta ezinkulu oMthenjwa, Ngxalothi noMasevela namaSosha
@senzonxele860
@senzonxele860 Ай бұрын
basekhona laba bakwaSthole bayaphila impela nje
Жайдарман | Туған күн 2024 | Алматы
2:22:55
Jaidarman OFFICIAL / JCI
Рет қаралды 1,5 МЛН
ОДИН ДЕНЬ ИЗ ДЕТСТВА❤️ #shorts
00:59
BATEK_OFFICIAL
Рет қаралды 8 МЛН
SHILIS PART I -U MGQUMENI;DSD;IGCOKAMA ELISHA;NGIGA:UKUGIDA INGOMA
50:04
Ngizwe Mchunu uphumele obala ngokuthi imkhokhele malini ANC
1:16:34
Isuse umsindo eyokugqoza kwentuthuko kwa Nangoma
54:32
Malusi Tv
Рет қаралды 9 М.
LESS than 5% BLACK people will VOTE for the DA | Zwelinzima Vavi
3:56:58
King David Studio
Рет қаралды 75 М.
NGIGA PART1-UKUSEBENZA NO MGQUMENI,JAIVA,DSD,MJIKIJELWA,SMOMOZA...
1:00:15
Добейти 100000 подписчиков | Тгк- @Rom4ik539
0:28
ЕМУ БОЛЬШЕ НЕ ПРИДЕТСЯ НИЧЕГО ВЫБИРАТЬ😂😂😂
0:39
СЕМЬЯ СТАРОВОЙТОВЫХ 💖 Starovoitov.family
Рет қаралды 2 МЛН
Арестовали наглых мошенников 🤯
0:52
Фильмы I Сериалы
Рет қаралды 5 МЛН
小丑女太帅了 #小丑#shorts  #天使
0:46
好人小丑
Рет қаралды 6 МЛН