Рет қаралды 222
SiyaVusana Podcast
Yayingazisholo intombi esokeni ukuthi isiyalithanda. Yayitshela iQhikiza bese kuthunyelwa izintombi ziyoshaya. Khumbula intombi yayiqoma kubokwansizwa, hhayi insizwa. Zazifika zizoshaya noma ingekho insizwa.