No video

uShwi uthi ngeke kusenzeka besebenze noMtekhala, Waveza nokubaxabanisile.

  Рет қаралды 176,314

Gezani Media Productions

Gezani Media Productions

Күн бұрын

Gezani Media Productions.

Пікірлер: 192
@sphesphe369
@sphesphe369 2 жыл бұрын
Kodwa lento inobuhlathi nyana nje why engabizwa uMtekhala ezoveza uvo lwakhe naye why kubizwe umuntu oyedwa kodwa bebe bexabene🙌🏿🙌🏿🙌🏿
@victormfanafuthihadebe9443
@victormfanafuthihadebe9443 2 жыл бұрын
into engiyibuka umanyathi before shwi ibona abanenkinga kulento bengingazi ukuthi ubhuti shwi une bad attitude ngyambonga inkinga uyena Kanye nalomanyosi lo nagyayisaba imali
@FewOursLive
@FewOursLive 2 жыл бұрын
Okoniwe ngomlomo kulungiswa ngawo futhi😥, Izinsizwa azikhulume kulungiswe kushawe ingoma emnandi 😔😔
@babadkangwane1909
@babadkangwane1909 2 жыл бұрын
12 years ago wathi uzoykhiphela i album yakho wedwa ethi gogu Khelina kudala uyzungeza lento Shwi uyxoki elixokizayo
@zolekastokwe7918
@zolekastokwe7918 2 жыл бұрын
Hey iyamdina ushwiii lendaba azi konakele phi!
@sbonisojustice9188
@sbonisojustice9188 2 жыл бұрын
Umbona ngisho ebusweni iyamcika lento
@ndumisomajola8043
@ndumisomajola8043 2 жыл бұрын
Ayikho lento ekhulunywa lana, akukho la okuvela khona icala likaMntekhala.....wena Shwi udlalwa abantu nje bakuqhatha nomfowenu...... Nawe uyavuma ngoba usengelwa yilo Manyathi emlonyeni
@pijaliofficial
@pijaliofficial 2 жыл бұрын
Kusobala ukuthi iyamdla lendaba ubhuti Shwi ngob if uyabona akakwaz nokuchaza udiniwe
@sizwematchesdlamini8310
@sizwematchesdlamini8310 2 жыл бұрын
Eyyy kubuhlungu kakhulu 🙏🏾🙏🏾😭😭 kdw ngek isalungiseka 🙏🏾💙🤏🏽 🎸
@phaphathaniayanda4538
@phaphathaniayanda4538 2 жыл бұрын
We mfwethu akukho okungalungiseki ngisho ngabe kthiwa seku no muntu phansi
@sizwematchesdlamini8310
@sizwematchesdlamini8310 2 жыл бұрын
Yabona bhuty 🙏🏾 kwaba nomuntu wesithathu 🥱 ngek isalunga ☝🏾😭 Yabona nangendlela u baba u Shwi uvele ashinye mayekhuluma ngale ndaba 💔😭
@zusipempopoma215
@zusipempopoma215 2 жыл бұрын
Kukhona okuningi okufihliwe la 💔💔💔😭😭badala lababantu for uxabana badidwe yindaba zabo 😢😢😢mara washo uKhuzani
@rhymesbusisonkomo2849
@rhymesbusisonkomo2849 2 жыл бұрын
Yeyy kuthiwa awubabondi kuthiwa uyabagijimisa sangene iskhova ne strategy sokuthi soxokiza kanjani
@nhlanhlamthembu
@nhlanhlamthembu 2 жыл бұрын
Khuzani wenu wayekwazi ukuthi bayaxabana labantu wafuna nje ukucasha ngoMthandeni,amadoda la aseneminyaka engazwani
@thabedesibusiso6865
@thabedesibusiso6865 2 жыл бұрын
Umntekhala akayilutho ngaphandle kuka shwi. Kodwa u shwi engazimela yedwa engekho umntekhala
@lindohmadonda2088
@lindohmadonda2088 2 жыл бұрын
Umbuzo uthi babangani wena usichazela ngobuwena ei Manyathi anoke niphendule into ebuziwe
@kwanelemupofu8705
@kwanelemupofu8705 2 жыл бұрын
😂😂😂😂
@mphathisincube510
@mphathisincube510 2 жыл бұрын
Ukuxabana kwabant abadala kunzima kakhulu yinto engeke isalunga nje besinithanda nindawonywe bant bakababa
@ayandandlovu7936
@ayandandlovu7936 2 жыл бұрын
Abelungu kuphela abasebenzisana Kahle kuze Kube sekugcineni bengaxabananga. 😭😭😭 Bengibathanda bo Shwi noMtekhala
@stationmkhize2758
@stationmkhize2758 2 жыл бұрын
Kwaze kwabuhlungu madoda usathane ungenile
@CSpeakerNawe
@CSpeakerNawe 2 жыл бұрын
Siyabonga ngohlelo,we need more Zulu podcasts.
@cmisonikwe4517
@cmisonikwe4517 2 жыл бұрын
Waze wanemibuzo ekhathele umuntu emdala udle ngokumemeza nje
@menzivilakati-yb8df
@menzivilakati-yb8df 10 ай бұрын
Nimendzani lo baba Swi,siyamtsandza tsine SWI ❤❤❤
@philasibiya1917
@philasibiya1917 2 жыл бұрын
Hawu !!!! Kudala kwagula oku Ngizwe!!!
@lungilemakhanya9812
@lungilemakhanya9812 2 жыл бұрын
Vele umunt obecula uShwi bakith
@SilindeleNxumalo
@SilindeleNxumalo Жыл бұрын
Ubecula yedwa?
@Mamzotho
@Mamzotho 2 жыл бұрын
"Anoyithanda Imali Bantabani ningakhohlwa ukuthi yinkinga Imali" "Mali umuhle, Mali umumbi wangxabanisa nabantu engphila nabo "
@delisiwepatricia3099
@delisiwepatricia3099 2 жыл бұрын
Xola phela noma kunzima xola phela 😭😭 yoooh 💔
@nkosinathimkhize7294
@nkosinathimkhize7294 2 жыл бұрын
Kwasiyala ukushona kuka Baba uBhodloza. Ubezozi hlaganisa lezi sizwa ziphume endlini sezihleka
@chinyaninetsai8292
@chinyaninetsai8292 2 жыл бұрын
Kodwa shwi uyazi nawe angeke isabamnandi Ingoma engasekho umtekhala awuuu ngyakhala
@sibonisocharles5369
@sibonisocharles5369 2 жыл бұрын
UShwi uyacula abhale izangoma konje umntekhala yena unaliphi iqhaza alidlalile angaphandle kokuqhasha qhasha kumagidangoma
@siphakanyiswansebeshe901
@siphakanyiswansebeshe901 2 жыл бұрын
Yisho uliphinde
@sibonisocharles5369
@sibonisocharles5369 2 жыл бұрын
@@siphakanyiswansebeshe901 izombulala indlala phela okwesibili manje bexabana lababantu
@syabongamkhwanazi3373
@syabongamkhwanazi3373 2 жыл бұрын
Senisebenz kangak kodw hau kwaze kwabuhlungu kodwa. Ngokubuka kwami Akuyon imali kuphela inkulu into enibangayo esingayaz ngibona indlela akakhulum ngayo uShwi ubukek engakwaz ngisho ukukhulum ngalent
@user-cx6zz3qs2r
@user-cx6zz3qs2r 3 ай бұрын
Angeke besaba nodumo ababemalo kuqala njenga sebehlukene...sebe bora ibhadi...angsabafuninje mina bobabili kuyilapho ngangiba thanda kabikabi
@thembelihlepretty6728
@thembelihlepretty6728 2 жыл бұрын
Manje Shwi Uthini Ngathi Thina Balandeli Cha yabuhlungu lento Mina Ngiyawuthanda Kakhulu Umculo Wenu kodwa Ibuhlungu Lento Eyenzekayo😭😭😭😭
@victormfanafuthihadebe9443
@victormfanafuthihadebe9443 2 жыл бұрын
uzicabangela yena yedwa lo buka indlela aphendula ngayo njeh
@siphamandlacyril7358
@siphamandlacyril7358 2 жыл бұрын
Bekumele nomnekhala abizwe sizwe olwakhe naye udaba, ukuthi luthini, anikwakwaz ukuyenza lento onephutha kumele simbone thina njengabalandeli benu
@lwandisilebzmacebo9999
@lwandisilebzmacebo9999 2 жыл бұрын
waze waqoka kahle sisi uyibambe kanje.
@babalwamagodla1435
@babalwamagodla1435 2 жыл бұрын
Akusenzima uukukhetha phakathi ka shwii nomntekhala wow hayi nisenzile
@wonderboysphamandla3670
@wonderboysphamandla3670 2 жыл бұрын
Eii ngilimele emoyeni kulento
@nkosinathimvubu3398
@nkosinathimvubu3398 2 жыл бұрын
KWAZE KWANZIMA MADODA ABANTU ABAYISI BONELO ESIHLE KANJE MADODA, MONEY IS A ROOT OF SIN IYAXABANISA
@madonselalm
@madonselalm 2 жыл бұрын
Nasivumela isitha zinsizwa zakithi ninga mavaka senize nivumele izitha phakhathi kwenu nizihluleki.
@thabanimalinga9061
@thabanimalinga9061 2 жыл бұрын
Cela ukukhokha mali elahlekile bafowethu.uma nje nisazoqhubeka nisebenze ndawonye.
@clerkndlovu
@clerkndlovu 7 ай бұрын
"Wangisiza Baba"! One of the best projects in the history of Maskandi. Manje so?
@siyabongakhumalo1141
@siyabongakhumalo1141 10 ай бұрын
Yehlisani imimoya siyanidinga baba
@senzoradebe1115
@senzoradebe1115 2 жыл бұрын
Umfoka manyathi nesisu eskhulu ubonakala ebusweni nje ukuthi ingxenye yezimali yehla ngemilenze. Ubaba uShwi kubukeka engathi ududekile shame bamlahlekisa ukuthi angasebenza kahle eyedwa, angeke ke mina angiboni kanjalo. Uzomkhumbula umntekhala😓
@mariazondi8504
@mariazondi8504 2 жыл бұрын
Cha kwaze kwabuhlungu ukuhlukana kwenu bobhuti. Beniyisibonelo esihle. Kubi kusipha kabi singabalandeli benu. Kusazosidida sididekile.
@andilekortman6172
@andilekortman6172 2 жыл бұрын
Since 2005 ngiqala kuthanda maskand ngawuthandisw yilabobhut esebehluken namhlanj kodw ningzn shwi no mntekhali 💔💔💔💔😭😭😭😭
@mfanafuthikhumalo1491
@mfanafuthikhumalo1491 2 жыл бұрын
Yabona le azange ngiyicabange ukuba iyokwenzeka🙆‍♀️
@ntuthukozwane4592
@ntuthukozwane4592 2 жыл бұрын
Kodwa ke vele thina sithanda iVoice ka Shwi
@titisebe6777
@titisebe6777 2 жыл бұрын
Nje ngci..
@sihledludla9134
@sihledludla9134 2 жыл бұрын
Manyathi uthatha kude akahlali esikhonkosini😂😂
@jabulanisimisontshangase7872
@jabulanisimisontshangase7872 Жыл бұрын
Sibuhlungu ngeqembu lethu
@khulekaninsele4285
@khulekaninsele4285 2 жыл бұрын
Akunifanele lokhu senibadala xoxisanani
@velenkosinimmkhabela
@velenkosinimmkhabela 2 жыл бұрын
iziphuzo ezingaka niwaDuba yini ama Gests lapho eGezani medai 🤣🤣
@qedezakhemkhwanazi8664
@qedezakhemkhwanazi8664 11 ай бұрын
Shwi mfanakithi yehlisa umoya ulusingathe kahle loludaba
@sabelongcobo2948
@sabelongcobo2948 Жыл бұрын
Awu kodwa baba uShwi kade sasiwulandela umculo wenu,syanicela bobaba ukuthi into yenu niylungise,awukho umuzi ongenazo iznkinga.....
@nompumelelodhlomo1917
@nompumelelodhlomo1917 4 ай бұрын
Awuu shwi....
@rhymesbusisonkomo2849
@rhymesbusisonkomo2849 2 жыл бұрын
Sizwa kuthiwa kulezinsuku uzama ukuxova ushwi nomthekhala yeyy kuthwa awubabondi kuthiwa uyabagijimisa . Isqomuqomu
@sakhilemkhize9654
@sakhilemkhize9654 2 жыл бұрын
Awu kwasiphinda okweBhova neNdidane okoniwe ngomlomo akulungiswe ngomlomo
@mbonaniphiwamandlamandlakh6009
@mbonaniphiwamandlamandlakh6009 2 жыл бұрын
Amanga awani, niqhatha izwe...akakushongo lokho ushwi ukuthi ngeke besasebenzisana. Yekani amanga...angibukanga nevideo ngoba ngibuke yonke interview. Yeka amanga
@Squmama_NKR
@Squmama_NKR 2 жыл бұрын
Vele iqiniso ngyalizwa iphuzu akashongo kodwa angboni ukuth yophind ilungseke into ekanje. Kungaqhutshekwa kanjani sekungekho ukuthembana okuyiqiniso, ungaz uba othatha isinkwa sakho. Ngokbuka levideo kuphela
@mbonaniphiwamandlamandlakh6009
@mbonaniphiwamandlamandlakh6009 2 жыл бұрын
@@Squmama_NKR sobona sekwenzeka, angithi kwifull interview uyasho ukuthi akanankinga yena, okusho ukuthi umtekhala mengabuya kungasetshwenzwa... ukuthi iyntatheli zinganiqhatha nje, ngoba uthathe akuthandayo okuzolahlekisa izwe. Kwabanye usengumuntu omubi ubaba uShwi ngale video iyodwa.
@nathimtshali4342
@nathimtshali4342 2 жыл бұрын
Mfoka Shwi noMntekhala iyeken lento ngoba umsebenz wenu muhle syawthanda. Kodwa uma nenza ngalendlela sizoqhela kini ngoba uyezwakala ukuth awfis nokuth lento ilungiseke. Okuwkuth awuncengi noma awusinceng thina njengabant enibasebenzelayo abaniqashile, ngoba nina niphila ngathi thina bathengi nabathandi bomsebenz wenu. Sisacela iyeken lento ngoba nixabanele into engekho nina. liManyathi engaba iManager noDirector kini kodwa akaculi futh asthandi umsebenz wakhe thina, sthanda amaphimbo enu ngoklekelelana naye uManyathi loyo. Kodwa ksasa asthandi ukunbona esimwen esibambe oZola 7 senibhuquza ngosizi emakhaya.
@lethokuhlemhlongo1357
@lethokuhlemhlongo1357 2 жыл бұрын
Brother if iqembu lihluka a awulihlanganisi ngenkani uyaliyeka nje liphele njengo k.o Kanye lo ma_e
@pearlmaseko2739
@pearlmaseko2739 11 ай бұрын
Eish kwabuhlungu 💔 into enhle kangaka yamoshwa umuntu westhathu and ushwi akaboni.
@ttkamara1193
@ttkamara1193 2 жыл бұрын
Umthandeni uyefana nje no ngizwe izinja nja. But ke I Main engine yeqembu u Shwi uzobathola abantu akazosebenzisana nabo bcs akachomi and he's talented like i voice eyakhe, ukuqopha wuye , guitar 🎸 wuye , ubuhle bukuye and uyathandwa ke sham kubebuhlungu nje bcs December abazange ba performed bcs umtekhala wahamba nama gidangoma akubo wathi no bengay lapho but I backup izatholakala sham bezame no Luve bcs dat guy une voice emnandi Shwi uzovuka mtakababa bcs izinto eziningi uyazenzela and uyathandwa , Guys I can see that lento iyamdina and sekafuna ukuthi idlule once. So let it be man As long as kukhona abasasele just pickup your pieces and go 🚶‍♂️. Love you Bafo
@nhlanhlamthembu
@nhlanhlamthembu 2 жыл бұрын
Bayenzeni oNgizwe noMthandeni?
@ttkamara1193
@ttkamara1193 2 жыл бұрын
Kanti awuzwanga na ukuthi wathini ungizwe ku shwi Abanye abantu abana peace sham Shwi is all in one
@nhlanhlamthembu
@nhlanhlamthembu 2 жыл бұрын
@@ttkamara1193 bengingekezwa ekaNgizwe ngenkathi ngibuza... uManqele yena wenzeni?
@bravondimande216
@bravondimande216 2 жыл бұрын
Mtekhala uyinsika noma angmthola omunye ozobaseduze kwakhe kodwa ngeke alike kumtekhala.
@mjmeternal2696
@mjmeternal2696 2 жыл бұрын
Kwakubi ke. Engabe Mtekhala uyabona yini ukuthi isiginci awukwazi ukusishaya. Usengakwazi ukuqhubeka uShwi futhi kahle kakhulu. Yimbi lento yazi yi group le ebengithenga each and every CD yabo. Ngiphoxekile yazi
@ThembinkosimicroVukaphi-po2ow
@ThembinkosimicroVukaphi-po2ow 3 ай бұрын
Uzenza umgqumen ongasile lo ufuna nje udumo qha
@lungeloshenge6317
@lungeloshenge6317 2 жыл бұрын
Lento iyaphoxa kodwa yazi, nishukuthi ngeke ngampela ukuxazululeka ?
@24sevenrecords51
@24sevenrecords51 2 жыл бұрын
Zafezeka izifiso zabanomona, lesi senzo imali ihlala iyinkinga yonkindawo kodwa lokhu abakuphehlile bayaphumelela
@musatembe4981
@musatembe4981 2 жыл бұрын
Konakele nkosiyami 😭😭
@Zamazopdlamini
@Zamazopdlamini 5 ай бұрын
Okoniwe ngomlomo akulungswe ngawo futhi buyisanani babhemu
@noxiek
@noxiek 2 жыл бұрын
Bad news ever aw😪
@xolanilaleni2992
@xolanilaleni2992 2 жыл бұрын
Ndibuhlungu ngoba bendibalandela bobabini lungisani bobhuti plz
@nolwazimlalazi8393
@nolwazimlalazi8393 2 жыл бұрын
Ayikhumelane umlotha bafethu mna ndilithanda nisebenza ndawonye I'm heartbroken guys fix your issues please
@ashleymadlomo703
@ashleymadlomo703 10 ай бұрын
Mfoka manyathi libophendula umbuzo obuziwe uze ngasiphi isihloko lapha
@halalisanidanisa4720
@halalisanidanisa4720 2 жыл бұрын
Lobuzayo hhay uyakukhiphisa ingonyuluka, uxolo kumele lubekhona la
@m-squaredfibonacci6483
@m-squaredfibonacci6483 2 жыл бұрын
Kwabuhlungu ukuzwa lokhu 💔
@fezilegubevu5523
@fezilegubevu5523 2 жыл бұрын
Iyaxabisa imali .yeka nisuka koHlanganani madoda
@celimpilobiyela6517
@celimpilobiyela6517 2 жыл бұрын
Eish silimele thina ngokwenzekayo eqenjini lenu bafowethu
@innocentiamathenjwa6341
@innocentiamathenjwa6341 2 жыл бұрын
Mxm Mgaye awufusege nawe lokhu ususa ukhuluma nawe dropa leyo fona mxm waze wanesdina u Mgaye sies
@thabisomthembu687
@thabisomthembu687 2 жыл бұрын
Icasukile ibrazo
@izzy3080
@izzy3080 2 жыл бұрын
Shwi is not ready to explain what happened
@scelobuthelezi914
@scelobuthelezi914 2 жыл бұрын
Nami ngibonakanjalo bekumele bathi ukunikwa ithuba ibaphatha kabi lento
@izzy3080
@izzy3080 2 жыл бұрын
@@scelobuthelezi914 Ibaphatha kambi kakhulu
@vusi3685
@vusi3685 2 жыл бұрын
Shwi hlisa moya khulumani?
@patricknyameko558
@patricknyameko558 2 жыл бұрын
Akulula ilunge lento+ngyam'bona uShwi ukba unyanyile so akekho okumele ancenge omunye but engik'thandayo ngo Shwi ukuthi uyazishayela isiginci+nasemlomeni uyasho ngevoice yakhe.
@nkosinathimvubu3398
@nkosinathimvubu3398 2 жыл бұрын
MINA NGIZITHANDEL LO CC NJE NOT INDABA YABANTU ABABANGA IMALI AFTER A LONG TIME
@Mashobane_Nyandeni
@Mashobane_Nyandeni 2 жыл бұрын
🙆🏿‍♂️ inkulu into ebaxabanisile
@glorifygumede7275
@glorifygumede7275 2 жыл бұрын
ibuhlungu lento ngoba lezinsizwa zibuya kude, ayilungiswe lento ngeke
@ephraimmaseko1923
@ephraimmaseko1923 2 жыл бұрын
Mina ngingumlandeli weqembu ngiseZimbabwe, mina ngiphawula ukuthi uShwi uzibona engani yena uliqembu ngokwakhe kamnaki omunye wakhe
@adelaidesisasenkosi6361
@adelaidesisasenkosi6361 2 жыл бұрын
Boyivala leyomboko yakho mangabe ungenayo into yokusho…awunake izinto zase Zimbabwe uhlukane nezingakudingi
@mqondisi3759
@mqondisi3759 2 жыл бұрын
Yebo kwazi ongaphezulu
@XolaniMncube-bc4qi
@XolaniMncube-bc4qi 2 ай бұрын
Bagcina bexolelene?
@bhubesingonyama9055
@bhubesingonyama9055 2 жыл бұрын
Ayikhumelane umlotha
@mqondisi3759
@mqondisi3759 2 жыл бұрын
Kuyenzeka okwezingane zandawonye ezigcina zingangcwabananga
@sihledludla9134
@sihledludla9134 2 жыл бұрын
Jto lendaba engathi ithanda ukuba nzima kuShwi
@user-zn9qp7rh5v
@user-zn9qp7rh5v 10 ай бұрын
❤❤❤❤
@thembamaduna1611
@thembamaduna1611 2 жыл бұрын
Mina ngisola uManyathi
@sibahlemotha3448
@sibahlemotha3448 2 жыл бұрын
Baze bawuphula umoya wami.. Tjeer
@andilekortman6172
@andilekortman6172 2 жыл бұрын
Esh bobhut abadala ngek ngilale Lana ngicela okoniw ngomlom kulungisw ngomlomo please please eyi
@nelisiwemkhize764
@nelisiwemkhize764 2 жыл бұрын
Nizozisola ngalesinqumo enisithathile sokuhlukana emculweni webobhuti. Kahle Kahle nixazulula inkinga ngemizwa?
@senzongema191
@senzongema191 2 жыл бұрын
Yoooo ayilungiswe lento bakwethu
@phaphathaniayanda4538
@phaphathaniayanda4538 2 жыл бұрын
Anongibiza uma kukhona uGatsheni ngifike ngizo subscribe 💥
@roxymoyo5075
@roxymoyo5075 2 жыл бұрын
Ngilimele nami scela kenilungise izinto
@siphochristiano5586
@siphochristiano5586 2 жыл бұрын
Kodwa Shwi nithini ngathi abalandeli benu😭😥anilungiseni bafowethu
@khanyisanimanqele9896
@khanyisanimanqele9896 2 жыл бұрын
senidukisa izwe ngamanga...niyeqhatha
@promisekhanyile7839
@promisekhanyile7839 2 жыл бұрын
Mhlambe uye ungizwe usewumswenya
@promisekhanyile7839
@promisekhanyile7839 2 жыл бұрын
Ngiyamsola lomanyathi uyizambane elibolile uyazi iphi mali
@zandilemgaga5542
@zandilemgaga5542 8 ай бұрын
Ngyakuvumela bhut lapho kodwa yanzima lento izwisa ibuhlungu coz syabathanda labantu💔
@phiwayinkosiphenyane4529
@phiwayinkosiphenyane4529 2 жыл бұрын
Ayiphele lenkulumo
@motloungsphiwe1436
@motloungsphiwe1436 2 жыл бұрын
Kodw after iminyak emingak nisebenza ndawony senixabaniswa into engathi shuu njr....
@mbongenithecat7688
@mbongenithecat7688 2 жыл бұрын
Yinkinga ke leyi iyaxabanisa imali
@sboneloapril7528
@sboneloapril7528 2 жыл бұрын
Kubuhlungu kodwa bafowethu nodadewethu
@juniorjohannes8929
@juniorjohannes8929 2 жыл бұрын
Shwi nale manager badle imali bobabili kodwa angeke baphumelele
@ntuthukozwane4592
@ntuthukozwane4592 2 жыл бұрын
Yey unyanyile uBhuti omdala yezwa na
@zion683629
@zion683629 2 жыл бұрын
Ulimele emoyeni.
@Mfundini07
@Mfundini07 2 жыл бұрын
Khuba uke wayisho lento kwi ngoma yakhe wathi, uMthandeni uyabaxova laba bobali. Buka manje sebexabene ngempela. 😢🙆🏾‍♂️
@sbonisomchunu6876
@sbonisomchunu6876 2 жыл бұрын
Hau! Baxatshaniswa uMthandeni?
@dukudukugidela2746
@dukudukugidela2746 2 жыл бұрын
Awusangene kodwa
@innocentiamathenjwa6341
@innocentiamathenjwa6341 2 жыл бұрын
Kahleke i gama lika Mthandeni lingenaphi kahleni bo qhawe bami Maphixiphixi niyaqala niya phixiza oqhawe lami abanama sende kuphela
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 2 жыл бұрын
@@innocentiamathenjwa6341 😂😂😂 banamasende kphela
@nkazimulothabethe7791
@nkazimulothabethe7791 2 жыл бұрын
uMthandeni uyimali na
Mbuzeni unqabe ukudlala ingoma kaKhuzani emsola ngokumukweleta iMali ewu R10 000.
8:07
Please Help Barry Choose His Real Son
00:23
Garri Creative
Рет қаралды 22 МЛН
小丑把天使丢游泳池里#short #angel #clown
00:15
Super Beauty team
Рет қаралды 44 МЛН
Meet the one boy from the Ronaldo edit in India
00:30
Younes Zarou
Рет қаралды 17 МЛН
Maskandi Friday Live with: Shwi & Mthwal'Usobhokweni.
2:22:50
Gezani Media Productions
Рет қаралды 122 М.
uShwi noMthwalo babala izingoma ezaduma abazibhala aliveli igama likaMtekhala.
9:36
Gezani Media Productions
Рет қаралды 33 М.
uFalabo uveza inzondo uMntuyenziwa anayo ngaye, uMntuyenziwa wambiza ngeNina.
8:36
Gezani Media Productions
Рет қаралды 90 М.
Usizi Umfazi Womuntu Edliwa Umfana Omncane.
22:44
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 88 М.
Khuzani:ngenke ukholwe into eshiwo iGcokama Elisha ngoKhuzani
1:01:48
Zamo s Mthethwa
Рет қаралды 110 М.
MNTEKHALA-ASIXABANE NO SHWI,MANYATHI,MAHAWUKELA,MTHWALO ETC...
1:32:18
Please Help Barry Choose His Real Son
00:23
Garri Creative
Рет қаралды 22 МЛН