Ibandla lakwaShembe liqhathwe wuRamaphosa ngomnikelo. Zizwele kuxoshwa izikhulu

  Рет қаралды 18,728

Ingungumbane TV

Ingungumbane TV

Күн бұрын

Ibandla lakwaShembe liqhathwe wuRamaphosa ngomnikelo. Zizwele kuxoshwa izikhulu

Пікірлер: 97
@ThandazileNyawo
@ThandazileNyawo Ай бұрын
Siyabonga NyazilweZulu liyaphila iVangeli lakho ukube omunye ngabe wayithatha lemali abanye basithathele isihlalo sethu saamaMk ngenxa yemali siyabonga baba inkosi ikubusise
@bambenizuma3846
@bambenizuma3846 Ай бұрын
Amen 🙏 uveleZulwini silalela izwi loNyazi Lwezulu🙌🙌🙌🙌
@SibusisoMbuyisa-uq8dk
@SibusisoMbuyisa-uq8dk Ай бұрын
Iphixiphixi lixabanisa iKzn uRamaphosa i Kzn uyihlikanisa phakathi uMbeki uphathile kodwa akazenzanga lezinto ezenziwa uRamaphosa i south africa iphethwe liphixiphixi eline whitch craft heart
@NomvuseleloNkomo
@NomvuseleloNkomo Ай бұрын
Yebo, uqale kwi Royal house, wadlulela ku Shembe
@HappyFloatingIceberg-bz6hh
@HappyFloatingIceberg-bz6hh Ай бұрын
Umbheki usicinezele kakhulu kungoku kade umeseka engxeka uzuma
@user-lu2xt8cn2f
@user-lu2xt8cn2f Ай бұрын
Dakiwe msunu
@SibusisoMbuyisa-uq8dk
@SibusisoMbuyisa-uq8dk Ай бұрын
@@user-lu2xt8cn2f umuntu owazalwa wangabikwe msamo uhlezi eneyinhlamba ihlongandlebe umdlwembe umsunu yilo olenga kuwe
@user-zy5cy7gq4w
@user-zy5cy7gq4w Ай бұрын
UNyazi uyenaJesu wethu vele wamthuma uNkulunkulu ingakhoke aba umuntu ebantwini umuntu ongazi ukuthi uzothini akavale umlomo mina uNyazi liwuyena qobo🙏🙏🙏🙏🙏
@user-yq2jm3kv1u
@user-yq2jm3kv1u Ай бұрын
Ramaphosa uyomosha eZulwini, ey usazosha...uShembe akadelelwa
@user-oj5fm6bj1e
@user-oj5fm6bj1e Ай бұрын
Inhlalisuthi kanti ebixosha abantu hayi uNyazi leZulu
@thulanokwazihlabisa16
@thulanokwazihlabisa16 Ай бұрын
Amen nkosiya makhosi 🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌
@LovelyOmbreSky-us3td
@LovelyOmbreSky-us3td Ай бұрын
Badllalela.emlilweni.yo.AMEN.ungcwele
@thembinxele76
@thembinxele76 Ай бұрын
Aaaaaawu Kant Abantu abakholwayo banjan ngempela ungaplanela umuntu omkhulu kangaka izinto ezimbi kanje ay bekumele bedingiswe forever
@NomusaNkumbuza
@NomusaNkumbuza Ай бұрын
Akubona abantu abakholwayo ,izitha zo Nyazi
@MapholobaMaps-rh6db
@MapholobaMaps-rh6db Ай бұрын
Uyabheda uRamaphosa unemali yokuganga abantu behlupheka la ngaphandle, okokuqala akaze asizwe thina njengama Nazaretha sithi akasakhele amadokodo siyazakhela amadokodo. Okwesibili uzoze asakhele amadokodo umuzi wethu yini lowa ngoba umuzi ka Nkulunkulu 🙏 lowa amadokodo aweskhashana kuvalwe umhlangano sibuyele emakhaya. Kunabantu la emphakathini abangenazo izindlu zokufihla ikhanda akabakheli ngani labobantu. Okwesthathu akashongo ubaba ukuthi akamdizele ngemali ngoba efuna amavoti kuma Nazaretha. UShembe uNkulunkulu uboza kuye unenkinga ngempela ungezi ngobugebengu ukubona usekude ukuthi uze ngezinhloso zakho, ungamthathi kancane uShembe.
@Zandilembalolo-vl2li
@Zandilembalolo-vl2li Ай бұрын
😢hawu baze bakhohlakala bantu bethi bayakholwa nalo Ramaphosa khohlakele uthengabantu ngemali ngekalibuse
@BongiThombeni
@BongiThombeni Ай бұрын
Kwaze Kwanzima e South Africa. Ibandla elihle kanje
@Thandiwe-ys3ez
@Thandiwe-ys3ez Ай бұрын
Baze bangcola ingoba bahlangene nephalaphala
@user-vf9lg5xi8w
@user-vf9lg5xi8w Ай бұрын
Ayikho leyonto ukuganga nje kwabantu abamnyama muntu omnyama uyaganga
@BhekiMsane-fz7gg
@BhekiMsane-fz7gg Ай бұрын
abahambe abangathembekile
@CelukuthulaSifiso
@CelukuthulaSifiso Ай бұрын
Abahambe amasela
@estherntuli4003
@estherntuli4003 Ай бұрын
Azihambe amasela
@estherntuli4003
@estherntuli4003 Ай бұрын
Ngiyakweseka okokudansa osekubhidlangile emabandleni
@lwandlembuyazi9446
@lwandlembuyazi9446 Ай бұрын
Kukhona ongakweseki ?😊
@Thandiwe-ys3ez
@Thandiwe-ys3ez Ай бұрын
Waze walxabanisa ibandla Ramaphosa
@thulasizweerasmus4292
@thulasizweerasmus4292 Ай бұрын
Haw phela u Ramaphosa usathane lowo inja nxa guys ngyamnyanya u Ramaphosa
@user-ob4ie6wl4j
@user-ob4ie6wl4j Ай бұрын
NoJesu wayengesiyona imbongolo
@user-iu9ir9xq4v
@user-iu9ir9xq4v Ай бұрын
Ca niyamsukela uramaphosa ungephi endabeni zakwashemve nithanda amanga nina
@SibonisoSokhela
@SibonisoSokhela Ай бұрын
Yaz Uma ungazi lutho kuhle uvesane uthule mina ngangikhona mhla uRamaphosa ezama ukunikela ngemali eNcolile nase mabhida futha baphinde Bazama oCele no Nomsa dube lwayinqaba uNyazi manje sebezama ukulwa ke manje besebenzisa amajazi
@user-xw6hk7gk5f
@user-xw6hk7gk5f Ай бұрын
Scandal after scandal after scandal 🙆 akaphilanga ekhanda u ramaphalaphala! Amahlazo anjeeee! Impilo egcwele bribery
@siphesihlengwenya421
@siphesihlengwenya421 Ай бұрын
Ubulala ibandla likaShembe wena Admin…uzibiza ngomthombo othembekile😤
@user-ri9ii6bu3t
@user-ri9ii6bu3t Ай бұрын
Engabe lemthombo ethembekile eputshuza izindaba iyokwenzanjani mhla Umhlaba usongwa 😮uyofike athini kuBhombela nakuMkhulu iLanga , nakuMkhulu iNyanga Yezulu , nakuBaba uThingo lwenkosazane
@bongiwendlovu2425
@bongiwendlovu2425 Ай бұрын
Inzondo ubenikela iRamaphosa pho uwrong kanjan akashongo ukuthi abadle imali
@gasisa78
@gasisa78 Ай бұрын
uRamaphosa akanikeli nje usuke efuna ukulawula kuleyondawo nokufaka lomoya wakhe wobusathane .If ungamazi ubombuza kwa ANC naseNdlunkulu kaZulu.
@thembinxele76
@thembinxele76 Ай бұрын
Phephisa baba wethu ububeke izimpisi phambukwakho
@avumilemetu9694
@avumilemetu9694 Ай бұрын
YOUR ENEMY IS NOT FAR FROM YOU PHAMBILI SHEMBE PHAMBILI NYAZI LWEZULU.
@NtozonkeNdlela-wb2mz
@NtozonkeNdlela-wb2mz Ай бұрын
Ameeeen 🎉🎉
@lungilembona4737
@lungilembona4737 Ай бұрын
Ludaleni ulaka emhlabeni bantu bakwashembe nizoyidela inkani. angilona inazaratha ngyahlonipha khona ngoba into yasezulwini ngyayaz imisebenzi yonyaz ,ingelosi yakwashembe kimi nomndeni wami
@NompiloNgcobo-nz2po
@NompiloNgcobo-nz2po Ай бұрын
Umncube umshumayeli.
@gugumlaba6162
@gugumlaba6162 Ай бұрын
Akuvalwe nalemswenko ecwebezzelayo kasathane ukuthi kzophela ukqina kulabafazi bakhona
@user-lu2xt8cn2f
@user-lu2xt8cn2f Ай бұрын
Wavelelwa Ramaphosa iphukuphuku zamazulu
@vusinovangkuthandile3956
@vusinovangkuthandile3956 Ай бұрын
Uyanya wena shlama senja ndunu yakho Satanism njengo Rama wakho doti. Isphukuphuku unyoko msunu
@AlupheliNgcobo
@AlupheliNgcobo Ай бұрын
Phambili Nhlalusuthi yoNyazi 100%
@user-mj2fi3cy3t
@user-mj2fi3cy3t Ай бұрын
Ha naku MK bekunje ngo Khumalo kubi kulomhlaba akuthenjwana washo Rebecca
@user-qc5yu9vc3u
@user-qc5yu9vc3u Ай бұрын
Amen, ngicela ukubuza kulaba abanikelisa eStimeleni , senze njani
@ziblospo
@ziblospo Ай бұрын
Abantu banikela ngothando. Abaphoxwa muntu Ngcono nginganikeli bese ngizibukela nje
@sabelongema3055
@sabelongema3055 Ай бұрын
sisi wami hlukana nokukhuluma izindaba zebandla lamaNazaretha ungelona wena, futhi akuvumelekile izindaba zebandla zikhulunywe lapha ko youtube so ke ngyakukhuza nabangani bakho abaku recordela izinkuluma zebandla. usuyoze thole siqalekiso esingaqondene nawe, akuvumelekile lokhu okwenzayo kumigomo yebandla qaphelake sisi wami ngyakuzwela akusimdlalo shembe ikakhulu lo kuthiwa UNyazi lezulu
@luckysibiya9667
@luckysibiya9667 Ай бұрын
🙏
@n.hmahlaba465
@n.hmahlaba465 Ай бұрын
Izenthenjwa zifana nensila ye Nkosi uyahlanya wena
@thembinxele76
@thembinxele76 Ай бұрын
Yey ungayenza kanjan intenje kumholi wakho omngaka😳😳😳😳
@NkosinathiMbongwa
@NkosinathiMbongwa Ай бұрын
Waze walixova izwe ikwerekwere mandoda
@user-bu7kr3td1y
@user-bu7kr3td1y Ай бұрын
Amani ngezungizingoma zesonto into esele i keyboard ekhala kabi umakukhona lapho ukulungisa umuntu ohlabeleyo akezwakalu i peak ziyahaza nje
@sukuza9680
@sukuza9680 Ай бұрын
Kyacaca awyazi keyboard yafika knjn ekeyoboard eBuhleni
@NomvuseleloNkomo
@NomvuseleloNkomo Ай бұрын
Hahaha ha wefuni voting wageja! As always
@mthombokazulu9113
@mthombokazulu9113 Ай бұрын
💖
@ThulaniVilakazi-sl1bl
@ThulaniVilakazi-sl1bl Ай бұрын
U @@mthombokazulu9113b L😊 Up P😊
@dudumwelase6636
@dudumwelase6636 Ай бұрын
🤞🤞🤞🙌🙌🙌
@QueenDuma-ye2ov
@QueenDuma-ye2ov Ай бұрын
Sesebuhleni futhi uRamza
@SibongiliMabaso
@SibongiliMabaso Ай бұрын
Sengifisa ukwazi ukuty ingungumbane tv iyithole kanjani lendaba? Ey madoda😢 nawe dadewethu ukuba bewazi ukuty bekungafanele uyisakaze lendaba uma bewuyazi imigomo yalelibandla..
@sibonakalisomnguni1413
@sibonakalisomnguni1413 Ай бұрын
Mfwethu kunjalo. Kodwa nje Mina sengisizakele ngoba kulukhuni ukuthola izindaba ezinje.
@xolileduze3882
@xolileduze3882 Ай бұрын
Ayibo abadelela uShembe bayolahlwa
@NtombikhonaZwide
@NtombikhonaZwide Ай бұрын
🙆‍♀️
@LindeniMyeni
@LindeniMyeni Ай бұрын
Liyeza izwi lokwahlulele
@thokozondi6492
@thokozondi6492 Ай бұрын
Wenzeni kahle wabaxosha yonke lemigodoyi eyizinyoka nayo lemafiar ibicabanga ukuthi inkosi ingathatha imali yezipoki amademoni
@sizwemhlongo9039
@sizwemhlongo9039 Ай бұрын
Yooh
@user-yq2jm3kv1u
@user-yq2jm3kv1u Ай бұрын
Usukela uNyazi ubucingeni
@user-ol1nu1kk5d
@user-ol1nu1kk5d Ай бұрын
KUYACACA LELIBANDLA AKULONA ELIKASHEMBE NONKULUNKULU WAKHE KODWA ELABANTU FUTHI BALIPHETHE IZWA NJE LOMUNTU... hhay kholwani asina MONA😂
@happinessmndaba8312
@happinessmndaba8312 Ай бұрын
Uhhhuma uthini wena slima
@gasisa78
@gasisa78 Ай бұрын
Ngyabonga ukuthi ibandla likaShembe kuwona onke elikhanyiselwe ngokwenziwa uRamaphosa phezu kwabantu baseNingizimu Africa."Ameni"!!!!
@SibonisoSokhela
@SibonisoSokhela Ай бұрын
Manje kutahlekisa lokho😅
@GuguLuthuli-q4x
@GuguLuthuli-q4x Ай бұрын
😂
@user-bu7kr3td1y
@user-bu7kr3td1y Ай бұрын
I le keyboard ikhala umakukhona ohlabeleyo esabatheni
@nkanyisobrightdlamini3507
@nkanyisobrightdlamini3507 Ай бұрын
Keyboard was introduced by Shembe uqobo lwakhe. INyanga yezulu. So uShembe kuphela ongayiqeda no laba abamisa abantu
@NjabuloBrian-iw3kj
@NjabuloBrian-iw3kj Ай бұрын
Ramaphosa uyabulala akakhi🤕
@sthembisoshandu8195
@sthembisoshandu8195 Ай бұрын
🤣🤣 kudlaliwe ngabantu lana ayiphele yonke lento yabo kuvele kumiswe abantu nje ngokuthanda kwabanye abantu,engathi sekunengcindezelo ekhona manje eBuhleni
@mavukavukani2183
@mavukavukani2183 Ай бұрын
Uyasonta?
@MthobisiAyandaMntungwa
@MthobisiAyandaMntungwa Ай бұрын
Uhlanganaphi neyndaba zako Shembe.
@BuyisiweGwija
@BuyisiweGwija Ай бұрын
Close your big mouth
@user-tm8qf6zr8w
@user-tm8qf6zr8w Ай бұрын
Angilona I Nazareth, kodwa wena uyaphapha phuma nje ezindabeni zebandla Naka ukuthi uzolala udleni ksasa
@bonginkosisandile9675
@bonginkosisandile9675 Ай бұрын
Nalento yokukhonza umuntu kuyahlupha
@user-rt2dg9iu9i
@user-rt2dg9iu9i Ай бұрын
Usuganga ke wena. Kanti ujesu wayeyibhubesi yini. Konje niyakhohlisana. Nithi lion of Juda
@njabulomsweli5057
@njabulomsweli5057 Ай бұрын
​@@user-rt2dg9iu9i😂😂😂
@lwandlembuyazi9446
@lwandlembuyazi9446 Ай бұрын
​@@user-rt2dg9iu9ihau kahle nawe wamphoxo phela iNkosi uJesu akayazi wazi uShembe
@BuyisiweGwija
@BuyisiweGwija Ай бұрын
Kanti uJesu uyisilwane yini silima
@scarah47mbuyazi51
@scarah47mbuyazi51 Ай бұрын
Qala ngokugeza kqala wenanja
@sibongilemabaso2250
@sibongilemabaso2250 Ай бұрын
Fake news
@BonisileDlamini-kz3bg
@BonisileDlamini-kz3bg Ай бұрын
Eei lelikhala elikhulu liwuxovizwe yonki ndawo ulwa namaZulu nje uyaphekulula umfazi ndoda akukho lah bengekho abakhapheli hallelluyaa hhufanelwee sibonge
@njabulomaphumulo5201
@njabulomaphumulo5201 Ай бұрын
Lwenza kahle langawuvuma uMnikelo wakhe uNyazi uyajwayela uRamaphosa
@mthombokazulu9113
@mthombokazulu9113 Ай бұрын
Wageja nemali yakhe ebolile,umdayisi ramaposa
@MzwandileSokhela
@MzwandileSokhela Ай бұрын
Lakunyathele khona u Ramaphosa kusala kupetukile nje
Ukhozi FM TV: Sixoxa noBab'uPhuzekhemisi
39:42
Ukhozi FM TV
Рет қаралды 25 М.
Dr Mukotsanjera. Vabata Anegona Rapedza Hama   Kwa Chief Marange
1:16:36
Look at two different videos 😁 @karina-kola
00:11
Andrey Grechka
Рет қаралды 14 МЛН
Can This Bubble Save My Life? 😱
00:55
Topper Guild
Рет қаралды 60 МЛН
King ekhuluma ngokuboshwa kuka Kelly Khumalo uthi izinto ziyashuba.
12:44
Julius Malema Tells Mbuyiseni Ndlozi To Leave EFF Now?
1:16:08
RED ORIGIN
Рет қаралды 102 М.
Dr Mnguni Ekhuluma Nemikhovu Yakhe Bukhoma
14:16
Real TV1 Stories
Рет қаралды 362 М.
Izinkabi chronicles[ Episode 18] - Usizi nobungozi bomuthi wezinkabi
31:13
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 131 М.
UMzwakhe Mbuli ukhala ngokugilwa wumufi uZanele Mbokazi
9:59
Ingungumbane TV
Рет қаралды 45 М.
Look at two different videos 😁 @karina-kola
00:11
Andrey Grechka
Рет қаралды 14 МЛН